I like that you were loyal to your girlfriend who became your wife. Please take this call of being a man of God, you have good testimonies. We will pray for you
Ngempela ayikho enye indlela Jesus is the only way His testimonies will help others babone ukuthi kanti kuyaphileka freely after doing all wrong things
Lo Baba ukhuluma kahle bantu kwaye unemfundiso kuba kunabantu abaviolent ma bephuma ngaphakathi ,cha bhuti God loves you and forgive you by apologyzing to people ,siyabonga ngawe
Ayi angisakwazi nokunyakaza ubhuti omdala uxoxa kamnandi❤.Ayi sengathi kungangena abaxoxa kamnand kanje kuphela.
ngicela ungicelele inamba yakhe bhuti
Ithobile lensizwa kant inkunzi
Ay nam ngfuna ukuthola lenyanga @@SifisoDlamini-wz8es
eiy kodwa uyamuzwa sengishaywa nawamahloni
@@NontobekoDlamini-kr6pt 😂😂😂😂
Mello ndizithandela wena mna mososhwantshwatha nje bakwithi 😂😂❤❤❤❤👌
Hey abantu besilisa izinja heee😂😂😂akushele kanti uzokubulala wema jesoooo! Ngiyabonga mina😢😢😢😢😢
Wena uvumelani?
Haw singaqomike manje? Usuke ebhaliwen ukuth uzokbulala
@@ItumelengThulo-bp9do comment ebhayiza kanje umdala kangaka, ukhona umuntu ongabuza ukuthi wena uvumelani ukushelwa🤦
Inkinga
Kulukhun
Mmmm 💔😭😭😭😭akuwena nje owathengwa wadubula usbari wami 😭😭😭washiya udadewethi nabantwana abathathu abasengaphansi kweminyaka ewu10😭😭😭😭last born wayenezinyanga ezu8😭😭😭namanje usakhala umtaka Mah😭😭😭😭😭zavuka izibazi
😭😭😭😭sengathi uNkulunkulu angamqinisa labantu abayazi inhlungu abayishiya emindenini pholani niwumndeni 💔💔💔
YHO NKOSI YAM
engathi inkosi inganithwala thina asinabazali kwimanje ngenxa yabantu abathengwayo 😭😭😭😭
Luyeza usuku lwakhe
Phephisa cc
IZANDLA ZAKHO KANYE NOMPHEFUMULO WAKHO...ZINCOLILE🔥🔥🔥
Mhlaba kunzima
Ningahluleli seku late
Mmmmmmmh Jehova🙆♀️sengesaba nokuthi uzosidubula khona lapha emafownini.Kwaze kwanzima emhlabeni unesibindi nosisi owakugana.
😂Mhlawumbe naye uCc wayekhonjwa ngalo lelivolovolo 😂
🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂🤣😂
😂😂😂😂Ngeke sazi!
@@mbalimathonsi8052 😂😂😂😂😂😂😂😂
the voice nomoya wakhe nkosi yami , nami ngangingafa ngingabonanga
😂😂😂😂
Bafo salesoyeka manje. Sokwanele sekulungile bafo🙏🙏🙏wish all the best uJehova
Nello ubuyaphi Dali wethu musuk’nyamela kanje sikukhonzile❤
Bhuti hambisa igama likaJesu ufundile kumaphutha akho akekho umuntu onesiphiwo ongadlulanga kokubi kwamina ngisebenza ngabantu ihistory yami ayikho yinhle cell ukuhlakanipha kuJehova awuwedwa uyokuholela endleleni yakhe ungalahli ithemba kwalokhu okwenza manje akukona ukuhlakanipha kwakho ukuphiwe nguye ncika kuye usesenawe uzixolele wena kuqala ukuze nabantu Kanye noMvelingqangi akuxolele,allow me to say well done NCEKU hambo shumayela izwi likaJehova umbuyisele izimvu zakhe ezidukile
Uthatha uMhlalaphansi wawukade uQashwe uban.leziNyembezi zizokvalela kwasani igazi loMuntu liyakhuluma
😂😂😂
😂😂😂😂 ibuhlungu yhoo le ncoko
😂😂😂😂😂😂😅😅😅😅😅
I am covered by the blood of Jesus. No weapon formed against me shall prosper
I am covered by the blood of Jesus. No weapon formed against me shall prosper
Hahaha Jesus won't protect you from this guy 😂😂😂😂
😂😂😂
Wemame😅
You are cover with your parents, your ancestors blood 🙏
Wooow this guy uyamangaza ... ndi glued estulweni ide Ithatha iskhathi esisodwa le video yakhe about 1n half ,hayi ndiyawbonga u life unzima nyani
Yhooo kodwa maan izinto umntu azenzayo zizakusokolisa inzala yakho nenzala yenzala unless bazophila ngamayeza nabo please think before nithathe I dision bethuna but siyabonga ba ujikile keindlela zakho yhoo bethuna uvume umntu kanti uthunyiwe😢😢azoqeda ngawe😢😢
Nelo story sena se Monate fire interesting please part 2 trust you
Bhuti phuza kulawo manzi,
Awuyu koma
Qela yebo uxolo mhlawumbe uyawu xolelwa.
Ekugcineni bahambile, wena khuleka ucele intethelelo.
Okuku gadile ungakhathazeki konke okwaku lezwe kuyandlula.
Safika size sinambethe,kanjalo noku hamba kwethu.
Sikufisela okuhle ohambeni lakho.
God Bless your decision 🙏.
Hm ngaze ngamthanda losis Waze wakthanda nawe Waze walenziqiniso 🙏
Ngaze ngafa ukuhleka lengxenye kamatindane😂😂😂😂😂
Hey cha! Iyinyanga ziyagaya zinomuthi wokukhipha umuntu ejele😢😢
Yhazi kahle hle umuntu osixabanisa noNkulunkulu uSathane ngoba wenze isiqinisekiso sokuthi asimthembi uNkulunkulu ngempilo esingeneme ngayo ekakhulukazi uye yena lo Sathane ubanga lengxabano sigcine sesingena kwizinto ezingamjabulisi neze neze uJehova owyena umdali wethu.Kubabuhlungu kakhulu ke eneneni kuba buhlungu ngoba uma sekeqedile ngathi uyasinyengeza asilahle ngecala kulapho ke la sixabana noNkulunkulu
Kunjalo
Lenkulumo ihlangana kanjani nale video?
😂 usathane ukuxabanisa Nonkulunkulu njani makafunani kuwe
Yebo kunjalo
USathane wenzan ?? What if unkulunkulu uyen onixabanisa nosathan?
real TV never dissapoints...great content
Usezakufa nawe sdenge ndini oluhlobo ububulala imiphefumlo engenatyala nakuwe iyeza noba ngathatha uhlalaphantsi sathane ndini ushiya imindeni yabantu ikhala ilamba ilambiswa mhlambi ubulele abantu bebebeka isonka thafileni family's zabantu ubabuleleyo zizokondliwa ngubani shit ungusathane
I like the way you ask questions Tata.
I like that you were loyal to your girlfriend who became your wife. Please take this call of being a man of God, you have good testimonies. We will pray for you
Ziyakhala kemanje khuphuka Dr 2+2 loyo😂😂😂😂
Inkunz'malanga keleyana
😂😂 sengfisa ukthola abasondelene ne Jozin ngithole Lo Gobela
Ukuba uthole babaMsweli wayezibuza kahle izinkabi kuningi ebesizokuzwa nje ngokuth owokuqala wawumbulala kanjani ababale nje bonke kuth wayekwenza ndlelani
Uyamsola yini uNelo? Mina ngimbona enza kahle kakhulu naye.
Kuwumsebenzi nje khona ukukhuluma nabantu abanje aze avume nje ukuhlala nawe phansi.
Cha wambuza Kahle ngoba Abantu bayathanda ukuqhathanisa Abantu angicanangi ukuthi naye angathanda ukuqhathwa nomunye ocebile kunaye@@kheswa19
True kuningi okusalile lana njengokuthi nje uthi ngesikhathi ezingela umuntu ePE wayehlale ekhona kuma roadblocks if wayeza as iphoyisa noma? Uthi waboshwa ephinde ethi kodwa wakwenza ayekuzele aii ngisale ngididekile🤔
@@kheswa19 ngiyakuzwa
Eishiiiii cha kunzima eMhlabeni okobe niyezwa Mantombazane ukt niyengelwa kanjn ophathe
Sesisaba nokucommenta ngendlela esifisa ngayo ngoba lezinkabi zikhona nalana nd labantu ngochwepheshe sebengaze 😮😮😂 siyakubongela ukuthi usufisa ukuphuma Nkulunkulu akusize butiwami❤
Sengathi ungasindiswa ,ngoba mhla sekufika olwakho usuku lokufa esakho is Hogo sinamadimon angezwile ngale azokusanganisa ikhanda ngezinhlungu.Phenduka kusemanje,uJESUCHRISTU UZOKUTHE🎉THELELA
😮
Nelo part two is a must noma kanjani very interesting topic❤
Ukhona la sengubonile
I agree with you sibo
@@menzikhat695uboneni @menzikhat695
Sgadla senyama safelemazweni ubaba ka Bolojo haysukani madoda cha ndiyavuma lenkalakatha uTixo wasemhlabeni phi kwaMhlaba uyalingani apo umti wombiwa egcakeni hay bendidlula nje. Kodwa lendoda ukuyiyeka lento yayo cha ngati akukulanga. Lamakhehla akini asakunika njani ubufundisi maar izandla zako zixhaphe igazi😮
Big Up my brother,🙌
Bashumayeze emajele mfokababa kuze bephenduke
Izandla zakho ziyesabeka we bhuti 😢😢😢😢😢
Mina lobhuti wazama ungithathela emali yami kuATM kathi nami ngifana naye afana nge pin ewrong nayifaka 3 times ecard ladliwa umshine😅😅😅
Yabona mekukhulunywa ngezinsizwa insizwa lena noma ungathini, ayikhulum kakhulu ithobile injalo🤝
Sgebengu syahlonipha we mft
mxm
Insizwa yani izandla zigcwele igazi nezinyembezi zabantu. Inswelaboya uqobo
Uyabona uma kukhulunywa ngohlanya oludunyelwa upotiyane UWE LOWO STHUTHA.
@@sibonisocharles5369 tseg wena sbotho somfazi
Cha bhuti ubugebengu bebungakufanele ulungile uthembekile ucc wanenhlanhla iziboshwa zinothando kodwa zinamanga
Mara lejazi lingenza ngifunde izibalo, kwathi ngithi 2 cedela😂😂😂
+1+1😂😂
+2
+2😊
Kwanze kwanzima emhlabeni sisebenza kanzima kangaka smakade😭😭😭
Hahaha eJozini hayi angekhe that's doctor 2+2 😅
Nakanjani kusek'gqineni laphaya
Walilahla phansi iCard🤣🤣🤣
Siyabonga nje ukusicabelela ngolwazi siyaxwayiseka ngokuningi
Kodwa lenyanga ay namanje ngiyasola iyona le evunyiwe ay ngiyayivuma bandla! Uphiwe ngenyindlela ekhipha muntu ejele aybo akuyona into encane leyo. Siyabonga uma zisekhona izinyanga zeqiniso ay iyasebenza nansi inyanga ihamba yodwa phambili
Kodwa ngeke uthuke sekufika utikoloshe ezokukhipha ?
Kodwa ngeke usabe esefika utikoloshe ezokukhipha etilongweni?
Kodwa ezulwini oyobathola bekulindile nemndeni yakhe
Ey siphila kabuhlungu emhlabeni 🥺
What I like most of what his saying he feels sorry about witches 🧙♂️
Amukela uJesu mfwethu abe iNkosi nomsindisi wempilo yakho ngeke uzisole😢
Uzofa
Mmmm izono sezizowela ebantwaneni mmmmm😢😢 thandazani abakhwenyana enibatholayo kungabi abantu abahlezwi izinyembezi zabantu ngoba uyothi unebhadi😢😢
Only Jesus can save us❣
I AGREE WITH YOU ❤
Nje
Kunjalooo!
Amen ..!!
Ngenelela Simakade. Somandla ngenelela🙏🏾
Akulula kulomhlaba yoohh!! Umuntu ufunda aze afe
Yinkunzi Lena ❤
Waze walenzeiqiniso bhuti wam ku sisi
Unkulunkulu akakusize uthole ukukhanya usindiswe
Ch kumele afe nje
Angilazi ikhehla Lenkabi
Lokho owawukubona utsi utokoloshe, kuyokuphelezela ngisho uya esihogweni.Phenduka kusenamuhla. Kholwa ngu JESUCHRISTU.
Imibuzo ukuze sizwe konke ay impela ingena ngesikhathi esifanele ay kukhulu esikufundayo mihla namalanga siyabonga
Eish mina ngathathelwa umholo wonke la egoli ekagiso ngithume unkosikazi kubhlungu Ingane zasala zikhala zilambile, ngangiye emsebenzin eish kubabhlungu guys
Nxese
Sisaba nokucommenta...Sithukile
lol
😂😂😂😂
Ey mfethu😂😂😂😂
I AGREE WITH YOU
Me too
Kazi ushadela noban looo onesibindi kangaka😢😢😢😢
😂😂😂iyigebengu ziyathandwa awazi
Nami ngathathelwa Icard ebank nemali kwi Atm egoli ngagcina ngbona iycathulo zaloyobhuti owangiqola imali yami😭😭😭😭😭😭😭
Yamkela u Jesu njengenkosi nomsindisi bhutiwam usukwenze konke uthethelelwe zonke izono zakho
Wakhuliswa kahle wamosha😢😢
😢😢ngikusabakabi ukushelwa in these days 😢
Washelwa yinkabiyini
Zama mina ngiryt kabi ngeke uzisole
Ngishela wena manje
@@ZukeVushadanko😂
@@BUHLEBUZILE unjani buhle buzile
Sengisaba namaHhotela abantu sibabona beclean kanti zigebengu ziyaswenka.
Siyabonga buti for sharing 😢
Ixoxwa kamnandi lendaba😅😅😅😅😅
Makadebona lendoda futhi ihlakaniphile and powerful
Hawu aphuma nje ejele uphuma ngokutshontsha imoto iyah!😲😲
Hayi! Uphilile ubhuti uyayazi impilo. Siyabonga
Uthathe isinqumo esihle, kodwa ngicela igama lendawo noma isigodi salogonela oseJozini,hayi igama lakhe
No body is perfect bafe2 🤧🤞, but nje bhuti omdala lesphiwo sakho ngyakukhulekisa futhi ngyakufisela kuthi siphakame uphilese abantu 🙏, kakhulu kakhulu sibonga kuthatha umhlala phansi nanoma kunzima kodwa iqisiso solimele umuntu uyashitsha ngempela 🥺🇿🇦🫡
Lool awucabange futh ngath ucabange kafishane. Ungalala ehotela your whole life, kuya ngemali onayo. Wena ith awukaze ube nemali eningi or akekho omaziyo onemali eningi
Nelo your good journalist awumxini agama question istori sakhe syezwakala and ngeke sim judge.
Kkkkkkk umhlala phansi kuyahlekwa noma ukushoniwe kunzima ufake neRing ngumnumzana😮😮😮
Awu sebozokushayake bafo ai uhambilewena....😂😂😂
Zonke ezabeka amakhokho eTala bahambile😅🤞
Yeyi kunzima this days ukuthola manje ngoba awzi noma usuqome inkabi yini jesu😮
Ungasashongo yey lababhemu ai abenze klungile
@@tholakelemabaso9043 kodwake uMuhle Tholah🥰awlethe Number kesxoxe
Ngekhe ngibesaqoma nje
Woza kimi in Tholakele ngizokuphatha kahle
@@Bukzen84shuth asvele syek ukqoma bafazi ngoba yeeey sofela emanyalen 😭😭
😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢kunzima emhlabeni
Wejehova ngaze ngasaba😢😢
Azi uma yonke lento ubuyenza leminyaka uma seyenziwa zingane zakho uyozizwa njani wena ubuhlungu obuzwise abazali bakho bekholwa bekukhulise ngezwi lenkosi wena wenza okufunwa nguwe kuzobuya kwenzeke kuwe konke . Kungakujabulisa na abafana bakho sebenza yonke lento ngathi ungabakhulekela bangakufuzi .
Imani ifoni inyuswa kuphi??? Kanjani yhoooo ngavele ngasaba 😢
NYC pp Nokuzola❤
ifakwa ngemumva ku chocolate box
@@WandaMtshali😂😂😂😂😂😂😂
Jehova philisa live lakho yoo sobulalana koze kube nini 😭😭😭
Hawu zazezayinkinga inyanga ezweni🙆♂️ kanti zibuye zivikele abantu ababulala abantu bengone lutho🥲 umnotho wezwe uyokhumuka kanjani pho. Ngisho namaphoyisa ngeke sithi awasebenzi makunje
Aibo usayondla ngayo imali yokususa abantu namanje🙆
Sebezoqala kwi Nyanga yakho Mase befuna ukukshaya bekmele ungasho eyakuph
DOCTOR 2+2 INYANGA KE LEYO
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂"mhlambe yizipoki akuwena"obanembayo😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
UngokaJehova umhlaba izwe elabakhileyo kulo. Ukt umuntu ukhetha ukuphila kanjani kukumuntu. After this confession ngiyafisa wamukele uJesu ngoba baningi abantu abangaphila bashintshe
Uyamaz ujesu Wena🚮
Ngempela ayikho enye indlela Jesus is the only way
His testimonies will help others babone ukuthi kanti kuyaphileka freely after doing all wrong things
😂😂😂😂😂🎉😅@@Thina-ne5tb
Hai bhuti isifundo isinike Sona siyabonga kakhulu futhi engathi ungaphinda uqhubeke ngohlelo
Ngithanda umoya kabhunti syabonga mfwethu sifundile okuningi abantu bazokhuluma ngoba abantu impilo inzima wenza izinto obungazmisele ngokuzenza ngenxa yempilo mina ngithi uthixo akusize uye esontweni manje sekulungile.ngaze ngayifisa leyo nyanga sebephelile abantu ekhaya😢
Ubunzima lomsebenzi bhuti o retire kuwo ..awulindi ukuthi ukwate ulwa ungazange ukwate ....🫢🫢🫢
Ewu yayimbike lento engiyizwa la Jehovah 😭😭😭
Isosha lithe, umntu uphila noba eshonile, masifundeni bafowethu.
Nglayela lenyanga Nami ngenze izinto zenzeke😂
😂😂😂😂
Lizojeziswa babulali safelwa ngucc nomyeni wakhe zinkabi luyeza usuku lwenu😭
Manje uyanqena ukusitshela ukuthi inyanga ikephi ubani😂😂 😂
And eyona siyifunayo yinyanga kuba bafo zisiqedile ngamanga maar ngoku sekufuneka eyomntu esele esuka siphelile yilabambombayi
Dr 2+2
Yea 2+2 phela lowo
@@Sjadu712+2. Look him up kwi real tv
@mandrewsibuyi-dz5q😂😂😂r
Please bhuti thatha ujesu abe inkosi nomsindisi wempilo yakho ukhulekise nomama nihlale ngokhlukana ni book coz impilo yakhe isencupheni kwanaye Uma umthanda hlukanani ngokuhlala
Dr 2+2 ngiyasola inkuzi
Uyena uGandla esafele mazweni
Amanga lawa
Akusuye 2+2 lowo owenza lento akadumile lowomuntu
Hhay min' ngiyayitsandza😂
Lo Baba ukhuluma kahle bantu kwaye unemfundiso kuba kunabantu abaviolent ma bephuma ngaphakathi ,cha bhuti God loves you and forgive you by apologyzing to people ,siyabonga ngawe
True Love 🎉🎉🎉
Cha syabonga mfowethu sihle lesinqumo osithathile sokuyek lomsembenzi ongathi nohulumeni angabona ukuthi ihlumpheko yenzani ezweni since kuvele ukuthi indlala lena nokungasebenzi kwabantu if amathuba omsebenzi angavuleka isizwe sakithi singalunga
Kumele engabe u Richie 38 yabantu badlalengawe bhuti, kuncono ayothwala uzoba Richie ngoba unesibindi plz
Ey yaah emhlabeni ziningi izinto yazi sengifisa nje ukubona legenge ekholelwa ekutheni umuthi into engekho sdalwa ukuthi ithini uma izwa indaba efana nalezi. Ngimfisela inhlanhla ubhuti omdala aphume okwangempela kulomsebenzi.
Mfethu umuthi ukhona ubhutinuyasho nje ukuth akashayek if uzoshay umunt oyinkab nawe udlintele ethics yebham ngek ngiyisho ngegam ukuz ingen kuwe inking ayinge enzimbe kumelushay ikhanda uqinis kakhulu kulon