This boy is very intelligent and articulate. He presents heis case clearly. I wish his father can understand his innocence on the matter. This is a lesson for all men who have more than one wife while they don't have time to satisfy them. They will get helpers along the way. Secondly taking younger women is always a challenge when you get older. They will always be tempted to get men of their to satisfy them behind your back. I must say the woman is also clever. She speaks clearly of her corrupt practices. Kumele badingiswe bobabile emndenini bahambe bayookwakha kwenye indawo ngoba bayathandana kakhulu. UBaba ayisekho into angayenza manje. Konakele kakhulu wathatha umfazi emthathela indodana engaqondile. Lomfana sekufanele akhokhe izinkomo zikayise ageze umuzi qha. Lomfana angeke asamukeleka kahle emndenini kwayena. Indaba yokucabanga ukuthi uzothatha umfazi oqondene naye bese konke kuyalunga yiphupho nje. Aliqgabuke igoda likababa nomakoti omncane bese indodana iyamthatha abe ngumfazi wakhe bathuthe baphele endaweni emva kokugeza umuzu futhi esekhiphe wonke amalobolo. Ngibona kanjalo msakazi
Oh okunye,nawe kodwa uhlakaniphile. It takes a wise to see 1. Your analysis of the matter is on point. You are loved by wisdom, okusho ukuthi nawe uyakuthanda .
I think ncani u are selfish ,u eat n forget yrself ukuthi u kuphi ne ndawo,allow yr "son" to get some1 n marry her n hv kids of their own.U zibusile ngempela emzini wa bantu that's enough.Just flow with the flow uzi those.I feel for yr hubby the day it riches his ears ,u all gonna b dead
Ngisasho umuntu wesifazane uyingozi empilweni yendoda, yonke lento izombulalisa lomfana, uyahamba lomfana emhlabeni and Lo cc akamcabangeli lomfana nhlobo
The best solution here is , these two must take their kids and move out from that area, after that they invite Truck driver to this channel and tell him telephonically what happened, the woman must divorce her husband and marry this young man and stay with their children in another area.
These people must make it be official in their relationship, because there's no need of break up. This woman loves that man and that man loves that woman
I think it is unfair for the young man to change at this late stage after three children and now come to his senses. He was supposed to think after first kid before this went deep into her heart
Becareful uzobulawa ngulo mamcane. Wakho umzwile ethi unukelwa zingoma zase Jele phuma before you are in danger better utshele ubaba wakho nomama wakho bengabo abalhuluma nobaba omdala ngoba lentombi izokutshiya enkingeni and uzophinda azimithise ingane yesine just to spite you.she can even posoin you she is too dangerous Wakuloba. Ukuthi umgqushe ngusatana womfazi ufuna imagine kubaba omdala akanithandi nobabini uqgawula ubuhlobo benu
Ey waze waydlisa I Team we sisi yazi nje usilulazile usiqedile singabantu besimame ,aycha ngyasaba mina manje sengsaba ngisho ukphila nje kulomhlaba liyabhubha bandla😢😢
Both of them are wrong kusitaphi kushada kwabhuty abe anebantfwa namomncane coz ekugcineni angered akuthole kuthula lobhuty abe ati kutsi labantfwana laba ngebakhe ,better nje kutsi bakhulume liciniso emndenini cc ashiye bahambe bayocala kabusha imphilo bobabili.kahle kahle sebaku relationship laba period guys
We really need part 3 in this matter not because we saying what they do is right, I think they should talk to the entire family ask to be together, already utata omdala senaye umfazi yena so it won't be a loss at least. I love this couple ❤❤. And they will be no need for enye ilobola ngoba ubaba omdala seka lobolile already
Exactly mayibe 50/50 abenomfazi wakhe unfana ukuze nhaye impilo yakhe iqhubeke it's not fair that this one is married Nd the guy is not married nhaye he needs to have benefits of being a married man, this woman mustn't be selfish she can't be the only one who bother side of her bread being buttered, wazikhethela ukushada umuntu omdala then she must face the consequences, and leave the boy alone to have his life, he must leave and go to edolobheni
And lomfazi uredy umbulala umyeni wake kwenzele azobusa kulomfana and lonto uzoyenza cos yabonakala ukuti nguye onamandla kule relationship as esiti lento isentsha kuye ufuna ubulala landoda end of story and lonto izokwenzeka lomfana ngeke abanaye umfazi
Isenkingeni intombazane ezoshada nalomfana🤞
Lena yinkunzikayihlehli. Yindoda yangempela lomfana.
Best presenter ever..not judgemental, necessary questions,valid input. Keep it up
This boy is very intelligent and articulate. He presents heis case clearly. I wish his father can understand his innocence on the matter.
This is a lesson for all men who have more than one wife while they don't have time to satisfy them. They will get helpers along the way. Secondly taking younger women is always a challenge when you get older. They will always be tempted to get men of their to satisfy them behind your back.
I must say the woman is also clever. She speaks clearly of her corrupt practices. Kumele badingiswe bobabile emndenini bahambe bayookwakha kwenye indawo ngoba bayathandana kakhulu. UBaba ayisekho into angayenza manje. Konakele kakhulu wathatha umfazi emthathela indodana engaqondile. Lomfana sekufanele akhokhe izinkomo zikayise ageze umuzi qha.
Lomfana angeke asamukeleka kahle emndenini kwayena. Indaba yokucabanga ukuthi uzothatha umfazi oqondene naye bese konke kuyalunga yiphupho nje. Aliqgabuke igoda likababa nomakoti omncane bese indodana iyamthatha abe ngumfazi wakhe bathuthe baphele endaweni emva kokugeza umuzu futhi esekhiphe wonke amalobolo.
Ngibona kanjalo msakazi
Nami ngivumelana nawe bhuty 100% coz futsi nome angamutsatsa lomfati batochubeka nje badlane, abageze likhaya bakhweshe endaweni,sekuvele konakele nje and labantfwana bayohlala bavela emehlweni about coz liciniso liyovela ngabo ,lapho utose utsini emfatini wakhe infuture lapho kuphindze kusuka umsindvo kucalela phansi soyadevorcer nematic wakhe yi mix masala lena
So articulate. Uyibeka
Oh okunye,nawe kodwa uhlakaniphile. It takes a wise to see 1. Your analysis of the matter is on point.
You are loved by wisdom, okusho ukuthi nawe uyakuthanda .
I don't think he is innocent if he is.he must tell the truth to the family
Now i believe makuthiwa umuntu wesifazane uyingozi udlula ibhubesi.
😂😂😂😂😅😅 ey ingozi yodwa isbindi esdlula esebhubesi kumdushi nomdushwa
Yeiy ndivumelana more than 100%
😂😂ayi uvelelwe bhunti wabantu wazwisa isilima simancane into emnandi manje akasakucabangeli Wena uwrong Lo cc
Yey msabe futhi lokhu okwangempela
that's true these people are very dangerous
Ayy lepresenter iyayenza into yayo. Ubuza imibuzo ekhona without being judgmental ngikuthulela isigqoko mfwethu.
Presenter ingwenya noma sibuye sixabane menqekuzisa ikhanda kweminye imibono
Hayi bafo yingqwele lena ivuthiwe kakhulu
I think ncani u are selfish ,u eat n forget yrself ukuthi u kuphi ne ndawo,allow yr "son" to get some1 n marry her n hv kids of their own.U zibusile ngempela emzini wa bantu that's enough.Just flow with the flow uzi those.I feel for yr hubby the day it riches his ears ,u all gonna b dead
Yingqwele ngempela asimnike izimbali 🎉🎉🎉
Ayibo uyahlanya hla lo cc wayidlisa team. Hamba bhuty baleka ngenyawo zombili ungabe usamtshela ukuthi uya ngaphi. Shiya ufebelina wemah
5 coffins ⚰️⚰️⚰️⚰️⚰️in one go kuzoshuba kulomndeni,kodwa boy ubungenwe yini udla uma wakho,hell is looming for both of you🤞🤞💯.
Eiy cabanga izingane zontathu yibona bobabili 5 coffins 😂😂
@@nonhlanhlakheswa2494 isihluku sodwa isibhicongo kuphela into ezokwenzeka kulomndeni.Kuzobe kungabhekwana enkonzweni yomcwabo.Nobaba wangempela womfana efuna ukupheyela indodana yakhe.Shuthi kahle kahle total number of coffins ⚰️6/7 😭😭Wayenza indaba mfazi oshadi uyenga ingane yakho😭😔
Kakhulu yazi ngyawabona elanywa oLife sentence abawu 4
Yaz yin
😊😊😊
Yellow bone I like the way you handle interviews. Love your work.👌
What is done in the dark will always come to light. What a mess!
😢😢
Ey kodwa ave nisihlaza bantu besifazane akasaqinisekanga kanje umamncane ngamanga😮
Uyamuzwa kodwa
Uyangidin nje lo cc imkhuba yakhe 😒
Ukhohlakele lo she's damaging lomfana.....ubhuti usebenzile ngokuza la
Yeyi we oe baze bayidlisa I team 😢😢😢yhoo labantu ngeke baphinde basithembe sdalo😢😢
Kushukuthi,ukubulawana komndeni kuyasukela ezimeni ezinje,ngoba uyabulawa ongumnini khona abanjengalaba bazokwazi ukufeza ezabo izinjongo,Ewu!ngobaba omdala🙆🏾♀️,kungcono babhunguke kunokuthi alahlekelwe wukuphila kwakhe!
Lentombazane ikhubazekile 🤞🏿 ekhanda
😂😂😂😂😂ngiqedwa elokuthi ukhubazekile ekhanda😂😂😂😂
Haw ngempela kodwa ibizwa ngani lento..uyena owayenga umfana
1: 😅@@nokwandanoxie2457
Ayi uqinisile 😂
Waze wanamanga we mfazi wazaliswa umfana nje wendoda ubheke amasuprise😂😂😂😂😂😂😂😂qili ndini niyasilulaza sashonaphi isimilo
Part 3 ,invite truck driver plsssss
😂😂
Ima kancane cc. Kuzobulawana.
😅😅
Waze wasengozini umkhwenyana walo cc ngba lo cc uzomubulala enzela ukuth asale nalomfana😢😢😢
True sekungenzeka noma yini ekhehleni😒
True sis uzofa
Yah I get you, kubi
Aybandla
Is this a real life or I'm dreaming 😮😮
Haayi makoti uyayidlisa i team shem yekela mfana ayoteka wakhe mfati lomfana aaai
😂😂😂
Umfowethu kadele ikhaya bayokwakha eZimbabwe 😂
@@edwinncube5365
Uyazi nami ngibona lokho kuyikhambi
Le bhubesi ngeke limyeke leli
Manje amazwi wabo awaziwa yini emndenini nakomakhelwana
Hayi mfana yazikhulumela boh futhi yazi funani hlukana nalomfazi😮
Uzombulala
Selfish lomfati...wacale watsatsa indvodza yebantfu nyalo uphilisi lomfana kabuhlungu,hhayi cha kulukhuni
Ngisasho umuntu wesifazane uyingozi empilweni yendoda, yonke lento izombulalisa lomfana, uyahamba lomfana emhlabeni and Lo cc akamcabangeli lomfana nhlobo
nakancane mft uzicabangela nje yena losisi kuphela
Into enhle nje abafani bonke nalo Doti abamu interviewer la
I am woman but today ngivumelana nawe 😢ngiyesaba yaz ngisaba nokuphuma emnyango ihlazo elingaka mmmm... ngathilenziwe yimi
Eyy umuntu wesfazane uyamhlaza shame
After God fear a woman😢
Sabanjwaaaa is,febe weJesuuu....asiliqiiiiili....
Akuna RangeRover ke wayithola noNtshintshi isi jumpile
Ayibooo undlangaye ubhuti wena uyanjabula no mnyeni wakho
The lady is very selfish no no no ngiyaqala ukuzwa into enje mina
Yooo akanalo iqiniso lo sisi. Imagine eseqiniseke kangaka ngo myeni wakhe. Sies
😂😂😂😂😂😂yooooh kubi emhlaben
32:06 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢 33:37 33:37 33:37 33:37 33:38 33:38 33:38 33:38 33:38 33:38 33:38 33:38 33:39 33:39 33:39 33:39 33:39 33:39 33:39 33:39 33:39 33:39 33:40 33:40 33:40 33:40 33:40 33:40 33:40 33:40 33:40 33:40 33:40 33:41 33:41 33:41 33:41 33:41 33:41 33:41 33:41 33:41 33:41 33:42 33:42 33:42 33:42 33:42 33:42 😢😢 34:44 you
UYellowbone useyfunde wayqeda inqondo yaGal..elalela amanga akhe xem.
Hmm losisi uControlling n self-centered ubhuti umthandela umDusho n ubab 4 imali. Angikaze ngidumale kanjena xemuuuu.
Thank u for part2 oshubile❤
Ichilo leli.isangoma nokwenza?isibindi esingaka?ayi cha ila malungelo.wamqoma engazi na ukuthi udrayiva amatruck?
Exactly
Asbc iibdaba
Wemfana hlehla baba uzofanya usisi uhlanyiswa ipipi lakhomfana hlehla uyahlanyalo sisi aybo
"Uyathanda ukub nama surprises ubaba"😂😂😂😂😂
Uhlobo lwemoto yeSuprise lona😂😂😂😂😂
Yeeei ihloni kimi
😂😂 aaaiii
😂😂😂
😅😅😅😅😅😅😅😅😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂hay yi moemish..."angiyizwa mna le nto uyishoyo"..."sungi hlafune wangi hlafuna, ungenza nje"
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Le yona eyokuhlatshunwa kangaka,kodwa losisi😂😂
Angithi uyena owayefuna ukuhlafunwa
True wayicelela ukuhlafunwa njalo she's very selfish cares about her needs only
Eish lo bhuti uyakwazi akufunayo. Bumele ubudoda bakho mfowethu ungasamdushi lomawakho azokwazi ukuba semgcondweni alibone iphutha lenu. Presenter you are very brilliant imibuzo yakho irrelevant 👏❤
Izingoma zasejele zyanginukela😂😂😂😂
😂😂😂
😂😂😂😂😂😂 Yey imkhuba jehova
😂😂😂😂😂Aybo
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Ubuhlakani kumdushi 🥺🔥
Too much
I also noticed that
😂😂😂
😂😂😂🤣gilikidi insini
😂😂😂😂😂 negama lakhe uDushani 😂
the host needs a raise for being a host and being silent while they chop
Iphutha liku mf2, kwakufanele kube one night stand and lv it, uzenzile akakhalelwa😂😂😂
Vakashela u Part 1 uzoyizwela
Lol mft Iqiniso lelo 😂😂😂😂😂and losisi isigebengu uzothi esuka abulale indoda
Nawe uyabheda 😂😂😂 ione night stand nonina 😂😂😂😂
Sihleka nani kanti niphila is’porn nodwa 😢😢😢
Kodwa angithi ucc uwenza i- seduction 😂😂
Ukhohlakele Koti ndini uyaxabanisa lahleka mfana hamba ungaziwa uzofa bazokumpimpa yooo ihlazo🙆🙆
The best solution here is , these two must take their kids and move out from that area, after that they invite Truck driver to this channel and tell him telephonically what happened, the woman must divorce her husband and marry this young man and stay with their children in another area.
Ngxaki u real myeni finances the deal.
Ubuti makavele emke kwakule province ayofuna umsebenzi ayoqala ubomi obutsha.
Yhoo lomfazi yinja moss uyambulala lomfana ephila...futhi umngcwabo womndeni wonke lo
@@NtombizaneleNjenjaniizingane zakhe inkinga
Uyaphila kodwa u cc ekhanda 😂😂😂
Uhlakaniphile kodwa umfana amagama akhe🎉
Kakhulu
Ay khona ukhombisa ukukhula u mfwethu amagama akhe awoqekile
Xem walingwa yiso leso sfebe
Too much 🍻👌
Laba abehlukane ayenziwa lento abayenzayo, umfana kufuneka aqine aphume kulamanyala. Uma bengabanjwa bangabulawa
Wake wazilaya bhut wabantu wazwisa uhlanya lestepmother
😂😂😂 Futhike
Hhay wazwisa uhlanya ngempela😅😅😅😅
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂nje
Waziyala yoooo uhlanya lwangempela lolu😅😅😅
Manje sonke leskhathi kuze kuzalwe 3wezingane umdushi ubengadushi ndawo😢 ngaphandle kukalocc
Uyangchaza Indlela azkhulumela ngayo this guy 😂
Uhlakaniphile, unobudoda, uzwakala ngisho ekhuluma nje kuth muhle❤❤. uyayazi into ayizele lana....
But ugal uYahlanya
Levedoe kumele ifike kuwo wonke amagroup yodraiver bamatrack kona yoze imthole umnikazi wayo🤞
Yazi nina lana ni fana nako tiktok 😂😂😂😂❤❤❤
Ayigcwale le vidio
Lentombazane iyagula ngeke this is not normal
Sebebanjiwe laba namavoice wabo izomthola umnikazi
😂😂😂😂😂
Ungenwe amademoni lomuntu wesifazane uSathane uQobo
Unamanga luhlaza sies....ukhuluma a proud kanti amanga kwaphela
Isende alinamhlabelo
😂😂😂😂😂@@siphokuhle
silela1867 uyacabng we oe engasazmisele ghoo ngokthembeka
Ijele liyanginukela
Mina bengingathi lomama akamyeke aganwe bt baqhubeke bantshontshane kodwa nalona aganwe ukuze abe nomuzi nomndeni wakhe lobhuti😊
Baqinisile mabethi oMakoti amadunga muzi😂
😂😂😂
These people must make it be official in their relationship, because there's no need of break up. This woman loves that man and that man loves that woman
Hai bo uzofa umfana senithini manje azondwe umndeni ungabhekani 😮
@@NtombifuthiDlamini-l3v ukuthi lento yabo izovela and kuzoba nzima kakhulu, yokho ngithi mabavele bayiveze kusese early
Inkinga lana, is that if bayenza official there'll be no money because the busband "The Truck driver" is providing money for both of them.
Havi yellow bone uyinkunzi boss,I salute you brother
Hay grl selfish yonke into ingaye and zakubulalisa mfana
Best decision bhuti khuluman iqiniso ekhaya uzoqhubeka no mah wezingane zakho....awukwaz ukumlahla
It won't work. It will be a mess nd people could die
Bold and Beautiful
Weeeeeeeee Nkosi Jesu kwaze kwanzima ezweni sakhile
imina uSakhile...uqinisile kunzima ngane yakwethu🙂
Hayibo we mama yek' ingane iqhubeke nempilo yayo...mawuthi uzwa izingoma zasejele usho ukuthini 😢
Nangu nokloloyi bo hha
Part3 please..cha losis yagul ngek
I demon uqobo, team devil
Ucc wahlala kulelikhehla true lomfana if ubengekho ngabe kada hamba lomakoti usehlalele lomfana
Kodwa wasukela uKhehla elibona ukuth ligugile yin owayefuna kuth naye washada yoh ay u desparete shym
This is too deep .....ijule kakhulu lenkulumo
Mahle amazwi akho bafo ❤
I think it is unfair for the young man to change at this late stage after three children and now come to his senses. He was supposed to think after first kid before this went deep into her heart
Okungenzeka wayicabanga kodwa usisi she's so controlling n uyamkhokhela ngalokho. Nosisi wazalelani izingane 3 enganeni yakhe
Best presenter ❤
Uyinja wena mfazi ndini yeka ingane wena uye ekhehleni wavume lani ukugana umuntu omdala fuseg wena dodi womfazi 😊😊
Bsthandimali bekhohlwe ukuthi okunye akuyidingi imali
Good manje usezoqhakambisa ubufebe, izifebe nababhizi nabafazi babantu bayayigqugquzela lelichilo
Hahhahhayini umhlolobomvu ke Lona khuzani Sizwe esimpisholo😲😲😲
Cc uyingozi xem 😢
Uyisilingo umunt wesifazane
Walishada ulibona ikhehla sfebe yeka umfana aqhubeke nempilo yakhe uselfish sfebe 😊😊😊😊
😅😅😅😅😅😅
😂😂😂😂
True
Bathandana serious laba kodwa iqiniso kumele usisi amuphe ithuba.
The lady married the father to get to the son..her plan all along...crazy
😂😂😂😂
@@nonkanyisomofokeng7470 injalo mtase..
🤣🤣🤣
That's it, full stop 😂😂
Sabawel ukubona uMdushi bakithi😊
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂
🤣🤣
😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
Yooo hayi cc u strong eyi yingakho amadoda esibulala sengiyabona mmm ukhohlakele cc hamba kulomuzi
Yoooh😢 kunzima emhlabeni. Locc uzicabangela yena😢 ngiyafisa ukuthi kube nesambululo yalenkinga😢
Wahlabelela umfana wathi"imimoya ngemimoya,wayaphi umoya oyingcwele"😢😢😢😢😢😢
😂😂😂eish wayibona umhlabeli
Sekubusa okajezebeli kphela 😮
Cc myeke umfana agqithe
Yhoo hay uyagula lo cc
😂😂😂
Impela akukho okufihlakele okungeyukuvela maye weJesu🙆♀️
Hlukana nommamncane wena
Mina ngizomtshela ubaba wakho omdala
🤣🤣🤣
Uyamazi
I wish
Uzobulalisa abantu khuzeka😂
Ai ai don't do it.. Lol i wonder if u really know them
Becareful uzobulawa ngulo mamcane. Wakho umzwile ethi unukelwa zingoma zase Jele phuma before you are in danger better utshele ubaba wakho nomama wakho bengabo abalhuluma nobaba omdala ngoba lentombi izokutshiya enkingeni and uzophinda azimithise ingane yesine just to spite you.she can even posoin you she is too dangerous Wakuloba. Ukuthi umgqushe ngusatana womfazi ufuna imagine kubaba omdala akanithandi nobabini uqgawula ubuhlobo benu
Cc nakuba sekunje please Dadeland ubafo athathe umakoti naye
Ooooh ngiyasikhumbula lesi storry
Yellow bone your questions are exceptionally intellectual- you're genius 😅 kudos bro
Hi mama nengane kuphinde kube izithandani.Lolu daba lunzima kakhulu . Nakhu engifisa ukukubuza kumfana , kungabe ubaba okuzalayo usesekhona emhlabeni na .Uke wamcabangela yena entweni engezeka phakathi kwakhe nomfowabo. Omunye umbuzo lopho egcekeni uBaba lona enidlala egrawundini eyodwa unazo ingane ku mamkhulu. Uthezona mazikhona ziyoyithatha kanjani ngobaba wazo.Umsamu wakini wona uwubeka kuphi, ngoba uma wenze kanje ngoba ubaba wakho mhlawumbe akasekho. lowo muzi owucabanga manje uyofakwa ubani kuwo yophatha umsebezi. kwabangakini abanaziyo sebenzwile noma bengeke bayiqale bazobuka any move or step then what . mina bengithi for ingane hambani kude niyoqhubeka lanigcine khona bese ukhokhe inkomo zikababa wakho via induna yangakini Good lucky
These two people are sick and twisted with crazy minds😮
Hay khona akabaleke lomfana aye lapho angaziwa khona eyoqala impilo entsha ayeke ukudlala losisi uyoba ikhwapha koze kube nin 😢😢😢
Aweeh nkosi yami locc uzicabangela yena yedwa nje ufuna ukbulalisa igane lana
Ayibo cc khulula ingane bo uselfish wena😢😢😢😢
Iqiniso lelo makaphele nje endaweni ayobona impilo phambili ngeke phela
U selfish yena yooh + lokukhohlakala futhi yoo😂
Yisangoma lesi angaz noma nibonile yini😊
Ngaze ngafisa ukuboma ubuso benu😊
Ngiyasthanda isbindi esiboniswa usisi kuhle kumela iphuthalakho bcs abanye bathi baphoqwa bangabe sebebanjiwe👍
Uyamncenga wemfana uyamsaba moss lomuntu ai noma ningahamba nibuyele khaya nisazodushana nje strong
Isangoma lesiya...simdlela umuthi
Hhay'boh 😂"!
Uzofa ngampela Lo-Mfana "!
Unga-'BheBhu' Hlanya' "HLaaaaah"!!!😢
Akuye uMuntu lo ,
Owasesi-"Hogweni "!
Angikaze ngisizwe isibindi esingaka kumuntu wesifazane "!!!
Bengith sengikuzwe konke yebuya mama Jesu sesiyavuma usungasilanda singabakho😂Kusazoshuba la
Wow 😳kodwa ibizwangani lento enjena tjooo kwaze kwanzima emhlabeni😢😢😢😢
Lentombazane isdomu and selfish
INKINGA YODWA LE
Ses ngicala kuyizwa Le yazi ngizwa nginovalo ngathi kukhuluywa NAMI
Akeqe ubafo anyamalele noma u2years
Abeqe nje!bobabili!
Mmmmmy uze ugeqe amagula Kant ungujezabhel qobolwakhe uqamba manga uzufune izimoto ezidulayo Kant awumthandi nxaaaa yingakho abantu besfazane bebulawa
True ubhuti akanyamalale , I don't think sekuzoba mnandi after this show
Uqinisile akahambe
Lool😂😂😂akeqe ngampela abaleke yoo inkinga lena
Ey waze waydlisa I Team we sisi yazi nje usilulazile usiqedile singabantu besimame ,aycha ngyasaba mina manje sengsaba ngisho ukphila nje kulomhlaba liyabhubha bandla😢😢
Waze wakhohlakala muntu wesifazane, awuboni ngani ukuthi ubhidliza umndeni futhi nesidumbu singaphuma la. Khulula ingane yabantu ngaphandle kokuthi kuze kufe umuntu, kwakungafanele ukuthi uyiyenge lengane yabantu. Wehlisa futhi nesithunzi somuzi wakini.
Both of them are wrong kusitaphi kushada kwabhuty abe anebantfwa namomncane coz ekugcineni angered akuthole kuthula lobhuty abe ati kutsi labantfwana laba ngebakhe ,better nje kutsi bakhulume liciniso emndenini cc ashiye bahambe bayocala kabusha imphilo bobabili.kahle kahle sebaku relationship laba period guys
Yohhh kushubile straight ngiyamzwela ubhuti
We really need part 3 in this matter not because we saying what they do is right, I think they should talk to the entire family ask to be together, already utata omdala senaye umfazi yena so it won't be a loss at least. I love this couple ❤❤. And they will be no need for enye ilobola ngoba ubaba omdala seka lobolile already
Aybo, wena wawuzoti understand lento ukube yayenziwa umtanakho? Aybo umbhedo leRelationship
I hope uwuzizwa ukt uthin ayikho indoda evuma ukudlelwa umfazi if ngathola kungaphima nesdumbu kufe abantu kuxabane nomnden
Sicela upart3 angafi umfana ngoba uwe owam sejusa
"Nsukuzonke sihlangabezana nempicabadala", kwazisholo uBishop Makamu.
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
Eish watsho u Bishop Makamu
Lets hope seninayo FUNERAL PLAN yamathuna AWU5 sametime
Niyohlangana nobab wenu Usathane nijole kahle phambi kwakhe alokhu eniphendula njr ngemfoloko 😅😅
😂😂😂😂
😂😂😂
It can be a joke but it is true
😂
Bakhohlakele osatan
Ngiyathemba ukuthi lawa ama surprise anjena angekhe awathande we 3 boys 🤞 mfana wena baleka ungasebheki emuva ngoba ungofileyo mhlazane iyovela lemfihlo kuyihlo
Thatha isibindi uyeke unyoko ncane coz uzoze ecabange kubulala uyihlo for wena
Ngoba yazi akanamqondo osabalele uncane Lo!
Nami sengiyakusaba ukuphepha kuka baba omdala
Kuyalapho Lentombazane iyingozi
Nje locc uyalapho sengabulala lendoda ngoba enzela ukuthola lomfana amudla kamnandi
Thixo onofefe nangu udilile kanti namanje usekhona liyabhubha 🙄🙄😯
Her spirit still alive within such girls .
Ngaze ngayithand voice yabhut lojolo nomamncane ❤
Hayi Bafa bazi ngempela 😢
I'm speechless
Inkanankana yinto enjena!!! Uyabona lana kuzofa umuntu.
Inxubakaxaka insumansumane aybo
It's mi first time ukuzwa umuntu wesfazane othemba indoda yakhe kangaka
Yey msamariya oyincwele 😮😮😮
Indaba inokudusha😂😂😂😂😂
Amanga makoti 😂😂😂
Amanga angakanani😢😢😂shwele yhoo😂😂
Haaybo shwele😂😂😂
Kunini ngibabaza😂
wuibo shembe nyazi lwezuluy"uthi angeke ngihlukane naye"
Uthandi pipi nje lo
@@MxhosaXaga😂😂😂
@@MxhosaXaga 🤣🤣😂🤣😂
@@MxhosaXaga 🤣🤣🤣😂😂kakhulu futhi
Unesdina lonondashaza
Wow wajika Andile ngath locc uthe yena akajoli manj uselala nengane yakhe usathandane Emva lona owafika nesono emhlabeni kunje nje ibona o Emva
Lendaba Ayibe 50/50 They Should Proceed With Their Relationship, And uButi Abe Nomfazi Wakhe Azo Introducer emundenin...
Exactly mayibe 50/50 abenomfazi wakhe unfana ukuze nhaye impilo yakhe iqhubeke it's not fair that this one is married Nd the guy is not married nhaye he needs to have benefits of being a married man, this woman mustn't be selfish she can't be the only one who bother side of her bread being buttered, wazikhethela ukushada umuntu omdala then she must face the consequences, and leave the boy alone to have his life, he must leave and go to edolobheni
But Wena awuwuhloniphi umzimba wakho this woman
@@nokwandanobangula6592 exactly 🥺🥺
Part 3 sicela truck driver ✅
Cha bandla! Akuxazululwe inkinga hayi ukubulalisa abantu nokubhidliza imindeni.
We Mama awucabangi ikhanda lakho. Uzofa wayiqala yigcine ke uyambulalisa
Hey cici plz stop controlling this boy you are merried take care of your husband stop loving this boy love your husband plz
Sibindi uyabulala sibindi uyaphilisa
Sicela kwaziswe u truck driver, part 3 pls
Hayi u Evah ngeke umehlule wahlula U Adam mandulo . Bekufanele uvele uthuthe ungakhulumi lutho .Lesithembiso asenzayo asikho uyokugayela intando manje .
😊
And lomfazi uredy umbulala umyeni wake kwenzele azobusa kulomfana and lonto uzoyenza cos yabonakala ukuti nguye onamandla kule relationship as esiti lento isentsha kuye ufuna ubulala landoda end of story and lonto izokwenzeka lomfana ngeke abanaye umfazi
Sengiphinde nganilalela bengikade nginganasiqiniseko sokuthi ngiyanazi manje senginesiqiniseko ngiyanazi nini
plz ungakhombisi unolwazi kuyovalwa umuzi uma ingavela konanakele lana
Aweee ngampela yin ungayithi vuuu kuyofa abantu
Cha yibambe konalapo ungayiti vuuu lendaba cos nizongcwaba lapo funeke ivele ngendlela eyiyo mayivezwe yizo lezidididi zombili
Ungayithi vuuu pls intimate lento
Hayiiii ,🌹❣️🌹nyena mama le ngwana 😁kebarolela hutshe ,ngwana oreng ka six 😂😂😂ya bana,iyoooo
Usungi hlafune wangi hlafuna uwena nje obusajusa mshana 😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂