Siyabonga MC This is very profound 👌🙌 and kukhombisa kahle ukuthi kulula kangakanani ukulutha indliziyo wesifazane 😢. We are equipped through this charnel 💪
Izinsuku zokugcina,ufundayo makaqaphele..u satan usesebenzela I final uma ungena Jesu ngeke uphunyuke igama lika Jesu elosihlangula kulobubi obugcwele emhlabeni... Jesu nqaba nathi 😢🙏
Mina we ma ngisaba ngisho abantu besifazane ngiyabasaba nje kakhulu ngenxa yayo leyonto abantu bathwele kakhulu emhlabeni wase Africa Ayike e South khona liyabhubha njengawe Nigeria
@@slindilemathe7800 angimfisi ozongipha imali eningi every month ngingakamazi nokuthi uyithatha kuphi 🤞 ngike ngahlukana nomuntu for lokho angasebenzi kodwa uhlala anemali kodwa mawumbuza ukuthi uyithathaphi imali angabi nempendulo so mina angithandi Mali kumuntu wesilisa and ngifuna ukwazi ukuthi usebenza kuphi nam azi ukuthi ngisebenza kuphi
2 things I know 1 ayikho into yamahhala no 2 thina sikhula uma ukhipha ikhekhe lenyosi uqale ushise ithayi ukuze zidakwe bese udla ikhekhe.. umnika kanjani isikhathi muntu mumbe isikhathi unendoda ubufebe lokho uyabuvunela ke ubufebe ucabanga ukuthi kungaqhamuka umsamaliya nje out of the blues nje kanjalo nje ayi kahlen bakithi
Eintlik alokho nje uthando period. Secondly kuphelile okokuthi indukunenhlen igawulwa ezizweni. For our kids we have to do match making ngabantu abaziwayo abanesimilo😚😇
Really? You mean girlfriend OR wife, Do you have any contributions that you've made to that account? Any woman who will allow for this, needs their heads checked, seriously
Mmmh sake sezwa ngalendaba 8 years Ago mangaphosisi 😢😢Syabonga Bab Cebekulu Ngalezi Story zakho zisfundisa okuningi..okuba kwakuyimi ngangizonaka At First ngoba siyalale ko Transformation live izinto ezisakhayo...Kuhle ngoba walaphake sis ...Ladies asivuleni amehlo siyeke ukuthanda izinto esheshayo
Thank you so much for your stories (educational and alarming)🙏
Undibekela kamnandi ezistory zakho bhuda yam🙏🙏🤝🤝
Guys what is da problem with pressing like? We love his podcasts but we r failing him
usually the people who dont like the vidoes dont even read coments
Ndiyaxolisa nindibhaqile nzoyenza yonke lento bendingayenzi😢@@ncedile5443
We forget but we save such videos
Asikhuleke ngezikhathi zonke ukuze singangeni ekulingweni.Uthembekile UNKULUNKULU wethu🙏
Amen mdakwethu, only prayer can save us from all attacks, God is faithful indeed.
Singakhohlwa uku like ngane zakwethu muhle umsebenzi owenziwa u Bhuti MC Menzisto nethimba lakhe
Ngyabingelela ,,kusukela phezulu Kumphathi wohlelo ,,
Kanjalo abalekeleli bakhe
Abashuthayo sibonge sibone kahle umqhafazo ...
Ave ave 😂sengijovekile ukukhuluma iqiniso sengilalela indaba ngize ngizumeke njengoba ngumuntu olala kanzima ...
Syabonga kakhulu team syafunda kakhulu""
Izolo ngizumeke ngilalele uMiss owayekhungathwe uThando lwenkanuko Qhubeke nje bhut Amen 🎉
Siyafana ngendlela axoxa ngayo kamnandi mangifuna ukulala ngibheka noma ezindala esengake ngazilalela ngiziphinde ngize ngijumeke akanamsindo ulala kamnandi
😊😊😊😊iqiniso lelo…yaz ngisho usuke waybuka videos uma usuybuka okwesbili kuba ngathi awukaze waybuka…syabonga kakhulu kwi Transformation Live🙏
@@thandokuhlentuli2507 ndaklaaaaaaaaaa 😅🤣 kepha weThando uma ke 'sezochatha umgwaqo nesitobhi ngivele ngibone ngamehlo engqondo.... okunye nje ngifunde ukuth ngiqaphele kakhulu nasemalini 👏😅😅😅 ngyabonga Thandokuhle
Siyafana okumnandi singakuthatha ngokudlala kodwa siyafunda usuku nosuku
Present My Buti ❤🙌 ngisalalela
Kade abaqala ama Nigerian 💔🥺
Nami ngethuswa yilokho kade basiqala💔😭
Good story! Nopheza mantombazane ukulandela imali. Money is not everything that we need in life. Choose right in life..
Wheeeeeeeee 😂😂😂wayethi wehlelwa izehla kanti uyolala nenyoka into eyaqalekiswa ngamhla u Nkulunkulu edala umhlaba yhooooooo 😮😮 akeniyeke ukuthanda izinto bakwethu sibi iskhathi indlala sizalelwe kuyo kodwa azange ngihambe ngizihloma akesisebenze kanzima bantu besfazane.
Siyabonga kakhulu bhuti ngokusiqwashisa sifunda okuningi❤😊
People still wont learn because they want money
And isenzeka kumanje
Azizwaaaaaa lezinto zizophela nyaaaaaaa
Siyabonga MC
This is very profound 👌🙌 and kukhombisa kahle ukuthi kulula kangakanani ukulutha indliziyo wesifazane 😢.
We are equipped through this charnel 💪
Woza tomorrow silindile 💃🏾💃🏾💃🏾kwandaba zabantu we can’t bhutiza 🙏❤️
@@businzama6939 Busi simengomumo 🎉🎉🤸
Hi brother, we really appreciate your advice, and the knowledge of life you share with us, we love you so much
Lomuntu wasebenzisa ubuchule obumangalisayo ukuyenga losisi , kwakungelula ukubona ukuthi isgebengu somthakathi lesi. Siyabonga kodwa ukuthi ekugcineni akambulalanga ngoba wayengenza noma yini ngaye ngamandla alenyoka . Ngebhadi ezinye izinto akulula usheshe ubone ukuthi zizokufaka enkingeni.Thanks Menzisto 🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾
Ey kwaze kwanzima emhlabeni... And Kuya ngokuba nzima kakhulu... Syabonga MC
Serious Yaz 😢
Izinsuku zokugcina,ufundayo makaqaphele..u satan usesebenzela I final uma ungena Jesu ngeke uphunyuke igama lika Jesu elosihlangula kulobubi obugcwele emhlabeni... Jesu nqaba nathi 😢🙏
M catching up from Gauteng my brother, keep up the good work!
Siyabonga Baba umsebenzi omuhe owennzo unkulunkulu akuphe amandla❤
Umsuka wezinkinga ubufebe
Nokuthatheka ngenxa yemali
Exactly
Nokunganeliswa onako
Mbulise lapha ekhaya.. Hayi mfowethu umsebenzi wakho muhle ikakhulu kubantu abadinga ulwazi ngempilo nokwelulekwa ngezinto ezibehlele empilweni ❤🙏🙏
Nkosiyam bhuti menzisto ngendlela engizithanda ngayo indaba zabantu ungamangala ukuthi mangifuna ukulala ngizumeke ngibheka noma eyiphi yama video wakho idlale ingishushuzele ngilale kubangathi ngixoxelwa insomi ndlela le osphakela kamnandi nangesneke ngakhona❤futhi mn sengibonile ngiyofa ngiwundaba zabantu azingeqi nangephutha
Bathi ukungazi kufananokungaboni, wacishe washona washiya izingane zakhe. Isifundo ngisifundile kulendaba.
Syabonga indaba zyafundisa futy ziyaqwashisa kuning nje mina esengikugwemile ngenxa yakho bhuti uNkulunkulu akugcine....
Syabonga baba bengithi awusekho usahamba sibonge usubuyile
Nsele, you are very educational,, please keep it up Ntshosho🙏
We appreciate your hard job bhuti menzi lindiwe all the way from daveyton
God bless you and your team asibonge
Walayeka locc hau uNkulunkulu embusisile ngomshado nomsebenzi yena usagijimisa amanye amadoda ayii walayeka impela
Kanti babeshadile bengithi boyfriend nje kubi ke uma kunjalo nkosiyami
Kodwa uuJehova akasisizi ngani ahlulekise inyama kuthina. Awu Jehova kazi lamasosha ala SA oMkhonto ayekulamazwe afike ahlupha enzani le ngoba labantu bangaphandle aabasifuni Jesu, kukhulu abasizondela kona😢
Sengikhona bhuti MC MENZISTO ❤
@@angelinetenza1446 🙏🙏🙏
Mina we ma ngisaba ngisho abantu besifazane ngiyabasaba nje kakhulu ngenxa yayo leyonto abantu bathwele kakhulu emhlabeni wase Africa Ayike e South khona liyabhubha njengawe Nigeria
Siyabonga Cebekhulu 🤝🌄🔥
Siyabingelela bhutiza Sesikhona kwandaba zabantu 🙏🙏bathi thatha lento ayinabungozi
Yooh nkosiyam losisi ubesebenza kodwa akaneli 😢😢 bengizozwa if yenzeke kumuntu ohlwempu eish angimujaji kodwa imali impande yesono 😭😭
Awu dadewethu wena uma usebenza ngeke yini kube iphupho lakho ukuthola umuntu osebenzayo enizobambisana naye impilo?sonke sisuke sinephupho elihle sivuke sonke sosebenza
@@slindilemathe7800 angimfisi ozongipha imali eningi every month ngingakamazi nokuthi uyithatha kuphi 🤞 ngike ngahlukana nomuntu for lokho angasebenzi kodwa uhlala anemali kodwa mawumbuza ukuthi uyithathaphi imali angabi nempendulo so mina angithandi Mali kumuntu wesilisa and ngifuna ukwazi ukuthi usebenza kuphi nam azi ukuthi ngisebenza kuphi
2 things I know 1 ayikho into yamahhala no 2 thina sikhula uma ukhipha ikhekhe lenyosi uqale ushise ithayi ukuze zidakwe bese udla ikhekhe.. umnika kanjani isikhathi muntu mumbe isikhathi unendoda ubufebe lokho uyabuvunela ke ubufebe ucabanga ukuthi kungaqhamuka umsamaliya nje out of the blues nje kanjalo nje ayi kahlen bakithi
I reading your stories.Good presenter
Patiently waiting leadership
Ngikuzwa kahlé mina MC nami yakuningi nami engizwile lapha loyababa okwakhaya kodwa sekunobonayo okwaspace asenikwe abanye Abantu ongasekhona athunyiwe😂😂😂😂🙏
Thank u Mr MC ngibonga wena MC ungisizile
🙏🙏🙏
Ngisho ne headboard inkulu Menzisto😂🙌 syabonga izimfundiso uyasiqwashisa bhuti
Love your work buti Menzi
Thanks for your stories.They are so educational
Siyabonga MC ngezinkulumo zakho ziyakhana zivulana amehlo❤ but eyokudilozela😂😂
😂😂😂
Bosisi bethu qhaphelani 😢💔
Indeed you are transforming us brother. 💪
Lessoning from thembisa Winnie Mandela zone4 keep up the good work broe
Siyabonga ukusixwayisa osisi bayazifela ngemali
Thank you for the stories.... They are lessons 😢
I can listen to MC the whole day yoh...
NgseNorthen Cape mfweth eKimberly ngith angisho nj ukuth syakheka ngalezixwayiso
Awu sikwi province eyi one🙉
Fake pastors must be exposed siyabonga kule show moja love fake pastors
I number yama views ayilingane neyama likes bafwethu🙏
@MlondyMajola-lr3vw Aku balance please 🙏
Ayizwan kabi noku..like lemigulukudu nobubi ngathi bakhandwe ngembiza yokuchatha umuntu ungaze umvuthele ngomva wempama
Equation must be balance😔
Uma uwumuntu wesifazane oganile ungezwa umuntu wesilisa ethi umuhle baleka ngenyawo zombili ngoba Uma uzomamela yonke into azoyisho kuwena uzolingeka hamba impela ungaqalazi nje
Abalekise okwami yei ngb ngiyabaleka xem unkulunkulu makangiphe njalo ijubane😢😢
Syabonga mina mangase ngiqambe amang mangith angifund lan kwen ngifunda lukhul bhuti omdala
Syabonga ukuqwashiswa
Sbonge mfo syathemba sizwile ngoba angazi saba isizwe esinjani esingafundi ngokubona, sifuna ukubasesigamekweni...Ewu 😮
Ngathi bangaphela laba ngoba bathanda imali zamadoda kakhulu kuze kweqeeeeee
GOOD 😂😂
Danki Menzisto mfethu, ziyaphilisa indaba zakho. Ndiyafisa uphinde uthethe ngosizi loo mntu ophatha isibham kunentsizwa egqiba kuzibulala kunye nentombi yayo. I’m sure uyayazi loo ntsizwa kuba ibidume kakhulu emgangeleni
Kwaze kwanzima ngenelela nkosu jesu saphela isizwe sakho ngendaba yemali siyabonga ukuxwayiswa
Ukuthanda imali ungayisebenzelanga kufakana enkingeni
All this could have been avoided if she just remained faithful to her husband.
🤝
Safa hisithwalo sezintsuku
Hayi sis. Sonke siyazi ukuthi elokufa alitsheli and ukhumbule ukuthi usatan usemhlabeni and ungalisho lelo nxa usaphila la kulumhlaba. Kubi okwenzile kulosisi.
😢
We can't judge her. It's not easy avoiding this things, it's the isithwalo that controls this girls. Even you could succumb to this temptation...
Syabonga bhuti ngokusqaphisa jooo ngaze ngamzwela lowo sisi ubuhlungu obunje koda
We learn every day
Imiphumela yokungathembeki endodeni nizodliwa yilaba🐉💔💔💔🐉🐉🐉indoda yakho inoNkulunkulu ophilayo zakhalake 😂😂😂💃💃💃
Ngiyabonga Nkulunkulu ngokulonda impilo yami Ngiyabonga ngokuyihlela impilo yami waze wangkhethela nmyeni Ngiyabonga Nkulunkulu wami
I wonder kwathatha isikhathi esingankanani ukuze losisi akhumbule umkhonyana wakhe - ubaba wengani zakhe..shem, abafazi!!
Ubufebe ay
@@khetheloshezi0706 Ubufebe buyingozi, Khethelo.
Gud story teller❤❤❤
Eintlik alokho nje uthando period. Secondly kuphelile okokuthi indukunenhlen igawulwa ezizweni. For our kids we have to do match making ngabantu abaziwayo abanesimilo😚😇
Yhooo kubi kwelilizwe.andisafuni kwandoda mna
Labosisi bathanda imali Man basazobhebheka izinyoka ngoba eqinisweni akekho muntu ongakunika iMali mahhala
Aphephise locc eyyy imali 😢yazi nami bengiyogaxela shem
Guys please normalise to check your girlfriend's bank statement 😂
Lol ayike 😂😂
Ubufebe must fall kubo bonke ubulili
Really?
You mean girlfriend OR wife,
Do you have any contributions that you've made to that account?
Any woman who will allow for this, needs their heads checked, seriously
@@deslet8386 yeyi mele uqale ngentombi before ube no nkosikazi, angiboni ukut ungashada nentombi efakelwa imali amadoda
Thank you for awareness
Mmmh sake sezwa ngalendaba 8 years Ago mangaphosisi 😢😢Syabonga Bab Cebekulu Ngalezi Story zakho zisfundisa okuningi..okuba kwakuyimi ngangizonaka At First ngoba siyalale ko Transformation live izinto ezisakhayo...Kuhle ngoba walaphake sis ...Ladies asivuleni amehlo siyeke ukuthanda izinto esheshayo
Kwaze kwabuhlungu kodwa kwakufanele aye naku dokotela wesintu yebo bamelapha odokotela kodwa no kwesintu kuyadingeka
Such huge amounts . . LETS B cautious good people the world is cruel out there.. nothing for free
Iqiniso lakho bhuti🎉
Labantu baseNigeria kade bakuqala ukukhohlakala. Syabonga Menzisto ngezindaba zakho eziqwashisayo. Nathi singabantu kumele siqwashiseke.
Durban Central here Nice episodes 🎉🎉🎉
@@EdnaSwart-m7g 🙏🙏🙏
Road to 100k Subs Bhut
@@siyabongabhengu4896 🙏🙏🙏
Siyazibongela mfowethu onendlebe uzwile engathi besingegcine ngokuzwa kuphela kodwa sifunde siphinde siqwashiseke...ey imali ayiluthezi olunenkume lomfazi unendoda yakhe kodwa uzodabula amaProvince nomuntu angazi ngishokubo kwakhe nasihlobo esisodwa ukube bafike bamunquma ikhanda eLimpopo kwakuyokwazi bani kuthi washonaphi
Siyabonga mtana ukucwashisa amantombaza ethu hayi ayathatheka bo hayi emalini iyathandwa bo bafuna nezimpahla nakho konke nje yikho bangena ekulingweni nge Mali hayi imali nami ngimdala ngiyayidinga kodwa hayi ezangale ndoda engayaziyo evela. Seyinginika imali engaka ye lunch ikhona indaba futhi thina besesizwa ngama nijeri ngezinyoka zawo .hayi siyabonga ndodana .God bless you more. Siza mtanami🎉
Siyabonga baba ngokusivula amehlo inkosi ikubusise
Abezwa osisi bagijinemali ngeke ubenzelutho.
Syabonga bhuti ukusiqwashisa syabonga nkl wamsindisa cc wabantu
Painfully story😢 ilunch basabenza ngayo nami ngasinda kuyo ilunch trap
Iyhooo bhuti you're just a good story teller ayikho leyonto you've just wasted our bundles
🎉Ndimamele utsho kamyoli principal wam eKapa Lodumo 😢Ndiyonwa bele lencoko ndingqengqile 🎉🎉🎉
True ngeke unake especially mewakhula uhlupheka uvele ubone kahle ukuthi uJehova ukukhiphile osizini kanti awazi uyozifaka ogibeni luka Sathane 🥺🙄😉
Aiii kunzima mhlaba yagoqwa ngemphela
Mfokababa Ngicela ukuthi uqube umkhankaso eSABC
Sesiku countdown manje 🫶
Ayikho into yamahhala eemhlabeni.Ama billionaire anezinkampani ungalicela u R1000 ngeke uwuthole.Kusuke kukhona okushaya amanzi
Impela suke kkhona okbhekiwe
Sisemlindelweni wena owabona izintombi zilinde umnyeni ebhayibhelini
🙏🙏🙏
Best story teller 👏
Abezwa laba😢😮
Mmm kwaze kwabuhlungu nkosiyami kazi pho wahanjiswa uban cc esbhedlela?
Why your podcasts are never there in ytube?
Siyayi approved siyi Showe lenkulumo eqwashisayo dankie Cebekhulu
Hayi.bo.kuyabheda lapha emhlabeni😮
We ready leadership
Hayi,ianatomy yenyoka ime kanjani?Mina ngiqala lapho ukukholelwa entweni.Kufuneka ngiqonde kahle.Ngiyobuya ngizo buka emva kokuthola lololwazi.Ulike wami uyowuthola ngalelo langa.