Aniyek ukungab neqinis mkhulu umkhub olaphay kußetshenzw imali hhay umuntu vele u bab VVO akakaz abe inyanga vele min ngimaz ngikhul ezwan nomkhulu wami kuphel nje ubeyincithabuchopho ngamasik enolwaz olunzulu
Yankulu lendaba mama siyabonga ukusixwayisa mina ngiyakuzwa ukuthi uthini, inkulu inkohlakalo la ebungomeni, bayawathumela ngempela amaphupho mbumbulu unga
Uqinisile mamah wami umkami wayalapha kwamkhize enedlozi enamaphupho akazange aphinde kwenzeka nto waphupha waphela yoo kudlaliwe ngabantu kulelakhaya
Ooooooh ugogo uyahlanya ,sengyatholake manje😂😂😂😂😂
Ayi cha ngathi kukhona okungahambi kahle la kugranny
Lento yaziwa ibona bobabili bayazi babangani
Uthini uMama? Ngibasathe ngiyalalela...lutho!!😅
Uvukelwe udinga iPipi kphela
Hai nami angimuzwa shame🤞
Aniyek ukungab neqinis mkhulu umkhub olaphay kußetshenzw imali hhay umuntu vele u bab VVO akakaz abe inyanga vele min ngimaz ngikhul ezwan nomkhulu wami kuphel nje ubeyincithabuchopho ngamasik enolwaz olunzulu
Wenamama kanti yini leohakathi kwakho nobabu VVO.Futhi akakuphenduli uzikhulumela wedwa njena.Ayizwakali nento oyishoyo
😳😳
Uthini mama
Angeke ugeze owafa esebumnyanen ngezintelezi nangemithi, lapha Siya khona akudingeki muthi, yekani imithi, ukhona uSHEMBE emhlabeni. Ubhula labo abayizimpumputhe. Thina nje khohlwa.
kodwa lento kalomama yiqiniso alshoyo ngo VVO
What's going on here?lo mama uphethe indaba ningamthathi kancani.....iza nazo we mama silalele....khipha zonke
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂
Dankie Mah, and futhi vele lamabhayi abomvu amagazi abantu imimoya yamagazi vele bayathwala ngabantu.Izithunywa mazilwe.
Mama ndiyakhula nje ngokumamela azishe ❤ as woman Respect I give you
Yankulu lendaba mama siyabonga ukusixwayisa mina ngiyakuzwa ukuthi uthini, inkulu inkohlakalo la ebungomeni, bayawathumela ngempela amaphupho mbumbulu unga
Kanti yini uyakhuluma kodwa awuzwakali kwenzenjani wemama😮
😂aw Kant lomama owaphi oyi comedian.VVO usetshotsha phone manje? 😂 usethwelwe futh.
Kuncono bajole once! We just want peace...! 🥺😭😵💫😂
😂😂😂
Futhi nina 😂😂😂😂
Kanti kwenzakalani mina angiqondi lolu daba ukuthi luyisima kanjani
Isangidida namanje le ndaba 🤷
Akaziphendulele naye u vvo uthuleleni Sizwe I side lakhe
Umuntu wesfazane uphendulwa ngom Pipi nje qha
Uma ulwa nehlanya uphilile bantu bazothi bekulwa mahlanya. Wenza kahle ubabu Mkhize ngokungaphenduli
Wena ungaluphendula uhlanya🤔🤔🤔🤔
😭😭😭Vele ukugula akuqali ngokubala ushukela bathandwa
Plz ma, check you Mental health. It started as similar with my mom and eventually led to total psychosis
Mama yeka lento ayikufanele nawe uthuka nenhlamba weeee nkosibacothini abazukulu weèeeeee nkosi nasi isimanga 😢😢😢😢😢😢😢😢😅😅😅😅😅😂😂😂
udlala imimoya lomama udinga umkhuleko onamandla izinto zemimoya ziyakuhlanyisa uma ungakazi lutho manje yini ulokhu uza ku media ubani nje ozokulalela ngoba mawunenkinga no Mkhize iyakuyena, ungamphenduli wena Gubhela uzogula mawuphike nalomama, tshela yena uMkhize musa ukutshela thina asiwuzwa nalomsangano wakho thina.
Ngyacabanga umama ufuna iPipi nje qha.....no Vvo akamniki
Umuhle ufana nomkhulu futhi umuhle cause ba handsome 😮 ngaze ngadidek
Mina ngokubuka kwam umama uqinisile yaz
Wonk umuntu ugezwa nge mbuzi ft eyakhona eplazn lakhe kunabantu abaqashelwe lokho
Lo mama ngangithi kudlalwa ngaye ngyazixolisela sengibonile kukhona okungahambi kahle la kuye lento le le ayisebenzi
😂😂😂😂😂😂 kodwa guys ningiqedelani,hawu bakithi hlampe uMama uqinisile ngeke wazi😂😂😂
Isipho siyinkinga .....
Uthengiwe lo mama abanye abelaphi bendabuko abadliwa umona ayikho indaba yakhe.
LoMama uyangiqeda ngensini 🤣🤣🤣🤣🤣
Ingathi akuhambanga kahle la😅😅😅
yaze yakhona indlala ezinyangeni Ze social media iliphi lelidlozi elinithuma Ku social media
🤔🤔🤔🤔😲😲😲😲😲yemadoda kanti kwenzakalani sezokholwa bani kulelizwe🙆♀️🙆♀️🙆♀️🙆♀️😭😭😭😭😭💔💔💔💔hurtful
balambile mama
Ay ngathi akhambanga kahle🙈🙈
😂😂😂😂
Kanti uya hlanya? Yooh I noticed
Ijazi elimnyama 😅😅😅
Wegogo lento oyisho ngoVVO ayikho ukhuluma amanga odwa nje.😳
Ithi ngikululeke mfowethu, ungabomphikela umuntu ungayazi imfihlo yakhe. Ukuthi umama lona uqinisile noma umanga kwaziwa nguye niVVO Mkhize. Iningi Lethu singabantu, uma kukhulunywa into ngomuntu esimthandayo sivele sigxume simphikele. Sikhohlwe ukuthi asihlali noma asiphili naye lomuntu esimthandayo. Ubunyanga yinto yethu Ma-Africa kodwa inobuqili nibubi bayo. Kunezinfihlo ezenziwa yizinyanga esizithembayo nesizithabdayo. Lokhu kuyafana nabeFundisi benkolo abagila imikhuba. Abalandeli bayaphika uma kukhishwa izimfihlo nokungcola kwano. Mina nawe masilalele sifunde, sihlukanise phakathi kweqiniso namanga. 🙏😃
We not fake thina Gogo 😂😂😂😂bashele.kkkkk
Kungani nithi unescefe phuma kule page ungaze ucasukele abantu nemimoya yabo
Uthini gogo ithile lentoyakho 😢angizwa kuhlanganaphi nomkhulu
Lo mama nkosi yami ufuna ukuduma ngo Vvo yyekela umdala yazi
Naze nasifaka ezimpini zenu🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Nje gogo thina esikudingayo sikuthola kanjani
Isipho somuntu gogo😅😅😅😅bayagijimisa gogo😂😂😂😂
Shwele Nkosyami
Oclever be2cent 😊
Lomama uhlale e bitter nje...ne drama .....utisina kanjani vele.....
yabona nina noy 2 😮
Izindebe zikamakhosi zixoxa indaba booo😂 likhona iphalamende zajabula izinsizwa ezakhulula naye😂
Ilenhlobo yo Kelly.....kuyafiwa akabhangqwa
Kwenzenjani ke manje whooo kuningi e Mzansi
Mentally disturbed. Luyahlupha ke uhlanya uma lufundile. Alulapheki nje nhlobo.
Uqinisile mama
Ngaze wakudlelani uVVO wemama😒
Kukhulu okubangwayo lapha
Kshuth u Vvo akafuni me Pipi lakhe
Akaqondakali kwayena lomama🤣🤣🤣🤣ngelishwa ngeke akuphendule uGubhela
Udinga ukuphendulwa nge Pipi Ilona elizomvala umlomo
@@princesssibisi2387 🤣🤣🤣🤣wangibulala ngensini
Ngaze ngangayikholwak le bt ay emhlabeni akuthembakali muntu
Kwenze njani please let us know.❤️
Ubobuka ibhayi lengwe e red and black igazi lomuntu.even worse asazi bangaki ababulawa.
😂😂😂 ay
Kodwa ndatsho mna why bonke abantu besiwa kule mpophoma kuyahlatywa aphuma maqiniso ngku mmmmm
Sebaxolelana yini ?
Yewena salukaz hlukana nomkhize
Kanti kwenzenjani smakade
Ai nina niyathandana nina sengiyabona
Ngasho Koda angisho lutho
Yaze yamnandi indaba
Ufuna udumo lomama
Owase goli lomuntu ilokho nje uyahlanya animboni?
Makazi nibangani zangoma
Yayiqinisile indlandlalazi yomkhonyovu, mayithi umuntu wesfazane umthakathi omkhulu awudabuli kuye
vvo wathwasaphi Nini boh
Kodwa lomama awhlukane nomkhize gogo awufundanga
Kungani kushuthwa izinto zakwamoya
Waze waguga gogo nedrama. wafa noVVO nje yini. ngoba uthi uyinkunzi yenyanga awusebenzisi ngani amandla akho ungalokho uzosibangela isicefe la ko youtube
uzixakekele lomama nesingisi simxakile amadlozi akhe afuna ukumfaka ezintweni
Logogo wangenwa yidlozi likaNtombeze.
HAI GOGO UHANJELWA iNQONDO NGEKE BAKWETHU
Umdala gogo khuzeka uzifundisani izingane umdala yeka lento oyenzayo pls zokhuzwa ubani izingane mawenza nje
Kodwa lomama omdala kangaka yini .kanti kwenzenjani kulemiphuphe yezangoma .uyazi i Bible said in the last days. Kokwenzeka izimanga yizo lezi impela. Kodwa zingathini izingane zami sengikhuluma kanjena .bomama asike szhloniphe khona nezingane zizo sika iphethini kithina hayibo wenkosi
Lomama uhalela u Vvo....awaz yin indlela ibanga ulaka
no lomama uyagula ekhanda
Yes uyagula.,,,,,I'm sure she has dimmentia
savelelwa badla kwakhala nyonini kwi zangoma azilaphi zazi ukukhuluma nqa sikhathele anazi mithi lafa izwe lethu 🤔🤔🙌😄😄😅
THOKOZA WE GOGO UVVO USEBENZA LIVE SIYAYIBONA YONKE INTO YAKHE EYAKHO ASIYIBONI !UBHULA KUPHI ULAPH kuphi FUTHI ?
Ilesangoma esiyiSfebe lesi
Ubona izwe lonakele kanje uzulu omnyama awufuni ukulalela usheshe uthathe isayidi wathi uzuma niyomangala la emhlabeni wamazulu sesiphila kanzima futhi kwezikamoya kunzima lindani nithandaze nizothola lomvuzo nina anizwa futhi abaxwayisayo anifuni ukubezwa mina idlozi ngiyalazi konke lokhu okugcwele la i scam wee nofa nilanda zinyanga nani bathandazi nani zangoma zesimanje
Akuzame enye indlela yokuduma wamama hhay le
Injalo nje
😂😂🙆♀️🤦♀️
Kwenze njani phakathi kwalabantu ababili sifuna ukwazi
Badinga umbhede nje kwaphela
Wena ufuna amadoda nje ayikho lento yakho ngoba Uyabona Ukuthi umkhulu akakuphenduli uqamba amanga nje
D
Shame gogo unakho ukusibhedela nokho.
😂😂😂😂😂😂
HAI GOGO IHAMBILE LA INQONDO XOLA ILUNGISE KUSASHISA NJE
Fuseki uyanya akukho nyanga ezincomayo
Bakwethu umama uzifunela iPipi la Vvo nje kwaphela
Basenza singathembi kwa sangoma
Eish uMama ukhuluma ulimi lami kodwa angimuzwa
Waze wamdala Mah Nokuzobanga
umsindo lana social media 🚮🚮🚮🚮
Mama thula amaqhubu awasani ndawo wenza singanithembi nonke
Kodwa ngathi lomama akaphilanga kahle ekhanda