Kunini lapho sihlaba khona inkukhu noma kunini lapho sihlaba khona imbuzi?

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ก.ย. 2024
  • Thokoza
    Kunini lapho sihlaba khona inkukhu noma kunini lapho sihlaba khona imbuzi noma inkomo? Ukukhetha isilwane esifanele ukuhlatshwa ngaphansi kwezimo ezithile kabalulekile kakhulu ngoba lokho kuxhumekeke ekuphumeleleni kosiko lolo olwenziwayo. Angeke wenze isilwane esincane kakhulu ngoba ufuna ukudlulisa isiko. UDokotela uMkhize uyasichazela kabanzi ngaloludaba.
    When do we slaughter a chicken and when do we slaughter a goat or cow? Selecting the correct animal under certain circumstances is essential for the spiritual outcome of the ritual. You cannot give an animal the is too small and you do not want the wrong people (non-family) eating the wrong meat. Dr. Mkhize gives us more on the matter.

ความคิดเห็น • 128

  • @emmanuelmadi
    @emmanuelmadi 2 ปีที่แล้ว +4

    Next time mkhulu should share ukuthi incwadi ne ncwadi ikhuluma ngani

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 2 ปีที่แล้ว +2

    Thanks Mkhulu for keeping it short and sweet and to the point. 🤝

  • @siviwedlamini2079
    @siviwedlamini2079 2 ปีที่แล้ว +1

    syabonga baba cha kithi shukuthi sisaybambe kahle impela konke okuchazwe lah mina ngakithi emzimkhulu imizi esakhelene nayo siphusha ngawo loshuni 🤗🥂

  • @siphiwendlovu7689
    @siphiwendlovu7689 ปีที่แล้ว +1

    Babu Ndlovu lona, Mr Mkhize ngifuna ukuvalelisa lapho engakhulela khona ngenze kanjani Mr Mkhize. Ngabavusela umuzi ngavusa nesibaya semfuyo. Angisona isihlobo salomuzi. Thanks

  • @SimbongeSkhululekile
    @SimbongeSkhululekile 5 หลายเดือนก่อน

    Syabonga mkhulu ngokusikhulisa thina esibancane esithandayo ukwenza izinto ngendlela🙌🙏

  • @ThobileMacaws
    @ThobileMacaws 2 ปีที่แล้ว

    Bayede Mkhulu!! Siyabonga 👏🏾👏🏾👏🏾! Wow kwaze kwa khanya 👏🏾👏🏾👏🏾!!

  • @matshepom.r3056
    @matshepom.r3056 ปีที่แล้ว

    Thokoza👏👏👏
    Siyabonga emakhosini imfundiso

  • @roselinemahlangu8449
    @roselinemahlangu8449 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza mkhulu 👏 syabonga kakhulu, iNkosi ikubusise 🙏🙏

  • @bhekinhleko9124
    @bhekinhleko9124 2 ปีที่แล้ว

    Uyibeke yacaca Mkhulu, siyabonga

  • @futhikhumalo6909
    @futhikhumalo6909 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza ngonyama 🙏
    Ngiyabonga kakhulu.
    Ngabe asikho yini isgodlo esingapha egoli

  • @andilemzolo5222
    @andilemzolo5222 2 หลายเดือนก่อน

    Ngicela amanamba akho mkhulu

  • @guguhlongwane602
    @guguhlongwane602 ปีที่แล้ว

    Syabonga mkhulu kukhona okukhanyayo

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw ปีที่แล้ว

    BabuMkhize bawubika abantwana ekhaya,uyababika esbongweni sakho mhlampe komalume

  • @thukumthakathimanzini4371
    @thukumthakathimanzini4371 2 ปีที่แล้ว

    Uyibumbile ngampela Babu Mkhize.Lokhu nje kokugeza ngenyongo bengingakwazi.Sbonge Baba.

  • @phindz113
    @phindz113 2 ปีที่แล้ว +1

    Amen Mkhulu siyabonga ukuchazeleka kakhulu... 🙏

  • @thembisilenkosi9353
    @thembisilenkosi9353 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mkhulu 🙏🏾

  • @robertgcwabaza8462
    @robertgcwabaza8462 2 ปีที่แล้ว

    Sibonge Khabazela !!!

  • @topsyngubane991
    @topsyngubane991 2 หลายเดือนก่อน

    Sacel ukubuz ukuthi muhlanganis ugogo nomkhulu ngembuzi, kumemwa Oban ngob ngiye ngizwe kuthiwa okumndeni kuphela

  • @lesedilekabe101
    @lesedilekabe101 2 ปีที่แล้ว

    Thanks 👍 for the infomartive video Babu Mkhize siyathokoza👏👏👏.

  • @mthobisihenry9833
    @mthobisihenry9833 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngicel ukubuza zitholakal kanjani lezi zincwadi? ngokokuhlala ngise Goli eBraamfontein.

  • @sandilemgwaba9572
    @sandilemgwaba9572 2 ปีที่แล้ว

    Gcwabe 🙏

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu, besicela amaprice wezncwadi

  • @pheladileshaba2782
    @pheladileshaba2782 ปีที่แล้ว

    Mina ngiyi pedi mkhulu ngiyenze njani

  • @ThandoSnotha
    @ThandoSnotha 3 หลายเดือนก่อน

    Eyi nkosyami ngiyakuzwa mina baba yazi indlela okuphambene ngayo ngomsamo wami ngyafisa ukuxoxa nawe nje uke ungluleke kuth kumele ngenze njani

  • @siphosimelane6827
    @siphosimelane6827 10 หลายเดือนก่อน

    Unjan babe mkhiza cela buza kutsi naphahla bomalume funa buyele nangesibongo khona went

  • @sarahmkhwebane8708
    @sarahmkhwebane8708 2 ปีที่แล้ว

    Hlaba leyonkukhu yakho and hands-off

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 2 ปีที่แล้ว

    Izangoma ezingekho 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @prettybusisiwe7790
    @prettybusisiwe7790 ปีที่แล้ว

    thokoza baba ndicela ubuza uma uphupha abantu begqoke izinto ezimhlophe befake ubuhlalo obublu and white bephethe nesagila esifishane benqwambile .ndicela ukwazi lichazantoni

  • @user-ck1lg5tw4e
    @user-ck1lg5tw4e 5 หลายเดือนก่อน

    Baba mkhize ngifuna ukwenzela wami iladi owashonayo la ngikhona ngawubika umuzi yena wasala lapho afihlwa khona manje useyahlupha

  • @philanik1020
    @philanik1020 2 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele mina okwami kuyasinda nginabafwethu 5badlula kwavela mina Mkhulu,Gogo,Baba,Mfwt ongilamayo gcine ndodana yami bayishumi ngingakwazi kubahlanganisa abafwethu enkomeni bahlukane ngezimbuzi kubi.

  • @ziphozonkecooper8013
    @ziphozonkecooper8013 2 ปีที่แล้ว

    Makhosi uma ufuna ukwenzela igane uyijabulisa isashona

  • @nontobekorubushe9940
    @nontobekorubushe9940 ปีที่แล้ว

    Uma ushonelwe yingane yentombazane uganile ,ibe yona ingahlawuliwe kube futhi kungalotsholiwe,leyo ngane ingcwatywa kanjani.

  • @mlamulinzimande
    @mlamulinzimande 6 หลายเดือนก่อน

    Thokozani. Where can we get the books?

  • @siyabulelangoma456
    @siyabulelangoma456 ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu ndiyaphila nguwe khabaza uwabhondloza Mta kaMkhize

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 2 ปีที่แล้ว

    Khabazela 😂🙌

  • @mbuyiselwagumede7956
    @mbuyiselwagumede7956 ปีที่แล้ว

    Seyidliwa noma ubani manje imbuzi

  • @ntuthukombhele5406
    @ntuthukombhele5406 2 ปีที่แล้ว

    Ay lana ekhaya kithi emabheleni izindlu zabadala zintathu, eka khokho kababa, eka khokho wami ebese kuba egogo wami, kuyaye kuthiwe isithebe masiqondene no khokho kababa kuyiwe endlini yakhe kanjalo kanjalo. Engathi umuntu usuyosizwa ukukleza ko gwansile emlambomunye

  • @NtombekhayaMzaza
    @NtombekhayaMzaza 2 หลายเดือนก่อน

    Ma uMama engasekho nooBaba engasekho ndiphahla kubani? Ngoma mina bangishiye ndiseMzini eMatshaweni , ndibe mna ndikhuliswe nguMkhulukazi wam uMha kaBaba wami eMacetheni ? Ndendze kanjani Mkhulu or ndiphumela kanjani ngoba mina Mkhulu I feel like I'm stuck 😢😢😢

  • @MnqobiVictorndlovu
    @MnqobiVictorndlovu 7 หลายเดือนก่อน

    Where are you baba

  • @mlungisimkhwanazi2375
    @mlungisimkhwanazi2375 ปีที่แล้ว

    Ukululekwa kubaba kuyenzeka if ufisa ukululekwa u book for kukbona coz kuningi kunhlakanhlaka but ke okuningi sengachazeleka truu kukbuka kuma video lawa

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 2 ปีที่แล้ว

    Gubhela,Awusicacisele ngomhlonyane wenziwelani futhi wenziwa kanjani?

  • @NtombekhayaMzaza
    @NtombekhayaMzaza 2 หลายเดือนก่อน

    My No Mkhulu is

  • @sibongileantaresmbata7223
    @sibongileantaresmbata7223 ปีที่แล้ว

    I'm so lost and confused. I'm an only child, just left with my mom. We live in the Suburbs. Mom uncles are all late. I have no clue where to start.

  • @khuzwayothabiso6541
    @khuzwayothabiso6541 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyalahleka ma ethi uMkhize ekhishini iyiphi leyondlu?

  • @phumlanivictor8256
    @phumlanivictor8256 2 ปีที่แล้ว

    Tholakala kuphi incwadi umsamo

  • @dumsanivilakazi3938
    @dumsanivilakazi3938 ปีที่แล้ว

    Im confused mkhulu angithi nithi umakoti akahlali nobaba manje uma kwahamba umama la ekhaya simbeka kuyiphi indlu

  • @user-hv6dh9bl8q
    @user-hv6dh9bl8q หลายเดือนก่อน

    Yonke lento baba oyikhulumayo ayikho udukisa abantu

  • @prettybusisiwe7790
    @prettybusisiwe7790 ปีที่แล้ว

    umsamo undifunde lukhulu baba

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว +1

    UNkulunkulu mdali wethu uthi abafileyo kabasaphili Genesis 3:19,Jobe 7:7-10,ecclesiastes 9:5-6,10,bazophinde baphile ngesikhathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni Isaiah 26:19,John 5:28-29,Psalms 37:11,29,Isaiah 45:18.

    • @njongomatole5782
      @njongomatole5782 2 ปีที่แล้ว

      Uphambene wena lo nkulunkulu uthetha ngaye usaphila noma wafa naye so wena awukhonzi sinyanya krngku this is about all spirit man God is spirit ancestors are spirit

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 2 ปีที่แล้ว

      @@njongomatole5782 Please show me a prove that a person spirit is alive.

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว +2

      @@vusimngomezulu2500 Iphutha lakho uhambe ugxambukela nala kungafanele khona,akunyayelwa la kukhulunywa ngezesintu kulabo abazithandayo.angikwazike wena uthi akwenziwe njani ngalamavesi ayeshiwo oTimoti ongabazi uncono noBaba uKhabazela siyamazi kunokulalela umuntu ongamazi.ukufike kuxake ngalento yenu ukuthi bafile bonke abantu ebhaybhelini kodwa nithi anikholelwa kumuntu osafa.uphi uJohani,uphi uPita,uphi uLuka awaz nokuthi bafa nini babezalwa obani kodwa abakushiyo uyakuzwa, okushiwo abohlanga lwakini awukuzwa.mina ngithi yeka ukubizwa ngesibongo sikaMngomezulu ngoba Kade naye ahamba emhlabeni ke sbone koba njani Ake uyeke isbongo sakini

    • @mzwakhethenjwayo3618
      @mzwakhethenjwayo3618 2 ปีที่แล้ว

      @@sybongawiseman7565 wamtshela amaqiniso,udukile lona yilulwane nje

    • @sybongawiseman7565
      @sybongawiseman7565 2 ปีที่แล้ว

      @@mzwakhethenjwayo3618 Bacika Kabi laba nalento yabo ncono Kuba abakhulum nanjalo.banenhliziyo ezimbi benjalo bethi bakholiwe kufanele angan bafuna sonke silalele esingabazi.ukuthi uMvelinqangi wayenzani angizukuzwa ngoJohani or uLuka wabo.ngokwazi loko ngobuAfrika loku engiyibo.angyena owaseRome,angiyena owakwa Israel mina.