@@JustinRamatladi-jz8xd It's a Long story mybrother indlela ababethwala ngayo as a Sacrifice ukuthi umcebo wabo as Colonizers ungapheli thats why had to sacrifice Virgin girls
The problem is that they killed manyBlack families in those places abafake kuyo imali to be security guards zalemali. So now it ain't easy because there are eternal slaves on guard! 😢
Rest in peace Mahlobo 💔😭
Ngyamkhumbula mfe2 😢 Mahlobo
Uphi ugogo maweni 🤣🤣
Akuwona amanga nami ngyayazi leyomali yezipoki kodwa inezimanga ayiphumi🤣🤣🤣🤣
Ayiboo uqiniso yini bafethu ngempela
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂koda Naze nangibulala eyi ngoba otomasi bakholwa ngokubona😂😂😂😂😂
Akaze ngihleke kanje ithi inyanga ibona amasosha 😂😂😂😂I
Dlakadla
Ngaze ngahleka,swkubuhlungu sisu😂😂😂😂😂
😂😂😂😂eiii lobaba naye, akuve ehleksana
😂😂😂😂😂😂😂😂ya imali ngiyisaba 😂😂😂😂😂
Lemali ikhona naseNewcastle uyishiya uyibuka ngamehlo! Seyihlule imithi ongqondongqondo lutho, ubuyuhamba ngezandla!!!!
Sure bafo entendeka I think bafo emgedeni !!
Ikuphi Newcastle
😂😂😂😂😂 uBaba uyizeka kahle indaba 😂😂😂 ai xem uyahlekisa
😂😂ayii uyahlekisa muntu
ngathy linamanga iTaima mani🤣🤣nice story though 😁
Liqinsile zikhona lezinto nalana ethekwin ikhona lento
Zama nawe, bonke bazama, babuya bechayizandla!!
Aii,Waze wangihlekisa boo!😂😂😂😂😂
Yooh nganze ngahleka ke 😂😂
😂😂😂ngaze ngahleka😂😂
😂lol ngike ngoze ngalemali ngingakholwa but sengyakholwa manje
Angiyikholwa lendaba lutho! ngoba sinazo izinyanga, kungani ukuthi zibabhile ukuze bayithathe inyuku. Nala kwaMathukusi e-Newcastle bathi ikhona kodwa kunzima ukuyithatha, sengize ngaguga manje kodwa lutho kuthatha 😂😮
Uzwa bethi awukaz uye uyoyibona
Ingakuphi kwaMathukuza lemali?
❤ 😅😂 I dnt know why but i jst believe him...😂😅😂
Yes its true
Haaa haaa ai ngeke angikholwa 🤣😂
😂😂😂😂😂😂ngaze ngahleka ekuseni kuvukwa
Lemali you just don't walk in and take it but if you are given by your elders/ancestors nothing will happen to you 🙌
Ay kahle ayikho leyonto
Ikuphi ngiye
😂😂😂😂 yalwenza kodwa usuku lomuntu
Ziphi lezinyanga ezihlezi zibanga umsindo. Aziye khonake ziyoyithatha.
😂ngyayithanda lendoda mixoxa indaba ngayizwa ixoxa ngemfene ayibona izothakatha kubo esemncane 😂😂
Aya mameleka amanga was Lo baba🥳🥳
Unamanga baba uzeuhleke sgebengu😂😂😂
Ngike ngizwe nam ngalemali kuthiwa inkhona nase Mpumalanga kuqhuma impama kulemigede.
Kwanyiwa😂😂😂
Hahaha , yamnandi indaba .
Ngaze langihlekisa Itaima ngamagama 😂😂😂
Amanga wothi awazi .
😅😅😅😅😅😅👆Inqwele endala madoda 😅
Yoo ngifisa ngathi ngangila kule khumbi
I was also experience that while we were growing up.. our brothers try to take the ghosts money in the place of free State
Wht happened
Hayi ngiyavumelana nalobaba mina nala kwanongoma ikhona sazama ukuyigubha kwaze kwaba kambili kwavele kudume izulu kakhulu line
Inesimanga lemali 🤣🤣🤣🤣🤣
😂send location
Amanga amnandi kanje🤣🤣🤣🤣🤣
Nase Mzimkhulu e Shepstone endlini emhlophe ehlathini ikhona phesheya ko Mzimkhulu uyahlanya umuntu obuya laphana
Ayy angkaze nghleke kanjena nkosyam 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Asifune umsebenzi noma iplani engcono yokuziphilisa,,sihlukane nezinto zezipoko..Kanti siyizipoki yini?😂😂😂
Yaze yamnandi indaba imali yezipoki
Le video ngiyibheka every day yooooo uyahlekisa lobaba kodwa nginombuzo lensizwa enye kungathi ibhorekile nje?
Kuyanyiwa ngamanga lana😂😂😂
Hawu lemali enjani engathathekii jesu
Ngiyawazonda amadrucs ngoba adestroya impilo yezingane zethu 😂
Kodwa lemali ehlula nenyanga pho 😂😂😂😂
Isimanga sodwa🤣🤣🤣🤣
Lemali uma uythatha by force uyafa nokufa uma ubenhlanhla uyakhubazeka kuphela lento kuthiwa yi blasting
Ave ndimthanda lo baba😅😅😅😅
Iyaxoka le neh?
Akusiyo eyamaroma nangakithi ikhona entabeni ayithatheki abazama ukuyithatha baduka bahamba kwaze kwasa baze bayidlula intaba basala benqunu bengazi ukuthi ubani obakhumulile
Kliklikli weeeee😂😂😂😂
Lemali ikhona kodwa akubi inyanga nje engayithatha uyaphiwa lawo mandla okuythatha ukhona engimziyo wenza one ngayo kodwa ebonakalayo not eqgitshiwe
Angkaze nghlek3 kanje 😂😂😂😂
Gogo Maweni lalela
Ayii inzima lemali😅😅
Uyayazi imikhuba🤣🤣🤣
ngeke usbambe inkunzi ispoki noma sisodwa
HHAAAAWU LAZE LANAMANGA IPHOYISA......😅😅😅
Ngaze ngahleka🤣🤣🤣🤣
Funny😂😂😂
Ngangithi uMaleningi inkosi yamanga kodwa ubaba uNtombela uyasithatha isicoco onjani uMfula ongeqeki uma uphethe iSbhamu? 😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅😅
Kodwa baweqa besaya 🤣🤣🤣
3 second angayithatha🤞
Mina ngiyakhokwa lento sengike ngazizwa indaba ngemali yezipoki
Ai iqiniso bafwe2 ziyenzeka erichsbay bakwe2 danki mdala ngokusicobelela ngkwaziyo nowakubonayo
Ngicela inumber yalobhut please ngifisa uxhuma naye ngalendaba
Lento echazwa yilobaba ngiyazi kahle, ngihlala khona enseleni and ngyalazi leli bhodwe skhuluma ngalo
Ma Comedians maningi😂😂😂
That's crazy 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Lemali ikhona iSouth Africa yonke yabekwa amaDUTCH SOLDIERS ibizwa ngamaKruger Rands
Bayibekelan
@@JustinRamatladi-jz8xd It's a Long story mybrother indlela ababethwala ngayo as a Sacrifice ukuthi umcebo wabo as Colonizers ungapheli thats why had to sacrifice Virgin girls
Ziyakhala🙈😂😂
inkinga basuke besaba , kwakufanele bengasuki lapho , izipoki lezi zazizokhathala
Angifuni nokuyibona ikhona ePitoli thina saya emini kodwa esakubona hhayi sacishe sayisutha induku
Ntombela😂
That true bhut
Ikhona emngeni uqinisile ubrazo
Angisahlekanga kanje je ebusuku kodwa kodwa uqinsile lobaba amanzi akuwo awokudlala anezinto zakhona
That's my money '
Where is the location '?
😂😂😂😂😂Yooh
Sengizwe itori ezithusaya ngalemali
Liyashona ilanga manga ingathi wawadalelwa
Lo baba hlezi eneytorie 😂
Sewashona
Easy come easy go😢
Umfazi uyaphi😮
Habe nayi ufuna lemali 🤣🤣🤣🤣
I can take it mna plz I am the traditional herbalist I know the tricks
Hope sewabuya nayo
Ngicel' i location
Ubaba ongizalayo wake wangixoxela ngemali yezipoki e south coast cishe asho okufana nalok okuxoxwa lapha.😮
Ngake ngayizwake nam leyo
Ikhona nase suikerboos e Palmrigde
lol ngaze ngahleka jesu llol
😂😂😂😂😂ayikho lento
Lemali ikhona Mina ilinga lommdeni laphiwa kodwa ngomona abantu bomndeni bambulala wngakayikhiphi.Wakhipha imfihlo kungafanele ngoba athemba umndeni.Akekho umuntu ozyithola ngoba isalukazi sake sayicelela yena emasosheni.Isesiqiwini sakwa Nobamba kodwa akekho ozoyitjola
Lento yemali yezipoki ikhona. 3 wabantu bengixoxela abayozama ukuyilanda bafica izinto eizabisayo bagcina ngokubaleka. Into endala and kuthiwa akekho obuya nayo
Nami ngiyayazi indaba yemali yezipoki. Ihlula ngisho izinyanga ezivuthayo.
Weleleeeeee inganekwane
Ey uynkunzi malanga amanga ntombela tata haaa🙏🙄🤔😂😂😂
ngaze ngafa insini ekuseni5:51
This man can be a gud actor plz try him 😅😅😅😅
Wangikhumbuza umah Uma esezongixoxela lendaba yemali yezi poki
😅😅😅😅 inamanga amnandi lendoda😂😂😂😂
Uthathapy Kuty unamanga wena
😁😁😁😁😁
Aphi amanga ami
Ngeka Paul Krugman Le Mali
Azazi. lutho izinyanga ukuthakatha abakwaziyo
😂😂❤
Ay mzonsundu asivume abelumbi bangenhla sihlulwa ukuthatha imali yegolide ehleli ezindaweni eziningi lapha emzansi kodwa kunezinyanga eziningi ezithi zinamandla okwenza loku nalokuya basiphethe abelumbi ngisho sebafa basala nencebo uthi iye kumuntu ompisholo!!!!
The problem is that they killed manyBlack families in those places abafake kuyo imali to be security guards zalemali. So now it ain't easy because there are eternal slaves on guard! 😢