Twins (Amakhosi) and Post Ilobolo and membeso Pregnancy

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ก.ย. 2024
  • Thokoza,
    Dr. Mkhize was asked questions in regards to twins and how one should handle them culturally. In this voice recording he will explain the ancestral significance and meaning behind twins and how to best handle them should you be blessed with them. And finally, Dr. Mkhize explains what should happen in the event a woman falls pregnant after ilobolo has been settled and umemebeso has been done.
    uDokotela uMkhize wabuzwa imibuzo mayelana nezingane ezingamawele nokuthi kufanele zikhuliswe kanjani ngokosiko lwesintu. Kulenkulumo eqoshiwe uzochaza ukubaluleka kwamadlozi kanye nencazelo ngokuzalwa kwamawele nokuthi kufanele uwaphathe futhi uwakhulise kanjani uma kwenzeka ubusiswa ngawo. Okokugcina, uDokotela uMkhize uzochaza ukuthi kumele kwenzeke kanjani uma owesifazane ekhulelwa ngemuva kokuthi amalobola asekhokhiwe futhi nomembeso sewenziwe.

ความคิดเห็น • 16

  • @AfriScents
    @AfriScents 3 ปีที่แล้ว +2

    I am Tswana from Botswana & a twin I WISH I COULD UNDERSTAND THIS...I listened to it all... I am growing in my knowledge and understanding of our Spiritual practices as Africans...

    • @dontseki6730
      @dontseki6730 2 ปีที่แล้ว +1

      Hey i interested in you

  • @muzomuhlengwenya4097
    @muzomuhlengwenya4097 4 ปีที่แล้ว +2

    Ayikho into ebuhlungu enjengokuthi thina zingane ezingazange zalotsholwa, isintu sethu sisishiya singumtshingo obethwa ngubani. Isintu sivamise ukuthi sibe nesisombululo kuzinkinga esivamise ukuthi umuntu abhekane nazo, kodwa thina esingazange salotshwa kuzwakala sengathi isintu sisifela amathe. Ukukhuliswa komfana kuhleze kuyamaniswa nokubaluleka kwesibongo sakhe, kodwa ukuthi awukwazu ukusisebenzisa isibongo sakina ngenxa yokuthi awulotsholwe into ebuhlungu yingakho abanye bagcina bezibiza ngezibonga ezimbili ngoba besaba ukulahlekelwa ububona noma imvelaphi yabo.

  • @mninawamavuso3816
    @mninawamavuso3816 4 ปีที่แล้ว +1

    Sensitive but simple topic; will shAre my story one day.

    • @mastertheartforex3561
      @mastertheartforex3561 3 ปีที่แล้ว +2

      That day is now here to share...khuluma silapheke mfowethu

  • @temaswatishongwe9078
    @temaswatishongwe9078 4 ปีที่แล้ว

    Thokoza Baba 👏🏽👏🏽👏🏽

  • @mboniswakunene5742
    @mboniswakunene5742 4 ปีที่แล้ว

    Wow, so much info🔥🔥🔥👏

  • @thandomkwanazi4217
    @thandomkwanazi4217 4 ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu

  • @neenowdee
    @neenowdee 3 ปีที่แล้ว

    Thokoza Khabazela. Uma amawele engazange amukelwe efika emancane, manje madala and izinto azikhambi kahle, ngaba kufuneka senze njani ukuze kulunge?

  • @vumilenkala1558
    @vumilenkala1558 4 ปีที่แล้ว

    Thokoza uma made usebenzisa isibongo ekungesiso esakho base uthola esakho usumdala kuba inkinga yini ukubuyela kwwsakho sangempela?

  • @nomsebenzi1
    @nomsebenzi1 4 ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu, why iwele elizelwe mva kulelona elidala?

  • @nsilayenja
    @nsilayenja 4 ปีที่แล้ว

    Nice topic but fix the bridge abanye abantu can't walk or badala

  • @hamiltondlamini2856
    @hamiltondlamini2856 4 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza. Does this apply for phantom twins?