IZIBANI NOKUSEBENZA KWAZO

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 22 พ.ย. 2024

ความคิดเห็น • 201

  • @ElizabethMkhonza-y8b
    @ElizabethMkhonza-y8b ปีที่แล้ว +6

    Thokoza mkhulu ngibonga kakhulu ngokunhifundisa ngezibani umdali nokhokho banandisele Amen

  • @Universalgoonsworldwide
    @Universalgoonsworldwide 2 ปีที่แล้ว +32

    Wiybhh so much information, am glad I saw this video, it took me 23 years to know this, and will use it lifetime. I feel so proud to be black

  • @VusiNigro-lv9hy
    @VusiNigro-lv9hy 10 หลายเดือนก่อน

    Ngibingelele kwiMpunga yesintu ngithi ulwazi enisipha lona luhle kakhulu umsebenzi omuhle awuqhubeke👏👏👏

  • @kwenamathatho1
    @kwenamathatho1 ปีที่แล้ว

    Mkhulu ngiya thokoza nge lwazi u si nigela yona.
    Much appreciated!!

  • @zimunomvula9604
    @zimunomvula9604 2 ปีที่แล้ว +5

    Thokozani bomkhulu mangibonge kakhulu ngokusichazela ngezibani ngoba siyazikhanyisa kodwa asazi ukuthi zichazani ngiyabonga 🙏🙏

  • @peacemakermccambly6008
    @peacemakermccambly6008 3 ปีที่แล้ว +14

    Amen bomkhulu ngiyabingelela,ngicela mina ukubuza mangabe kuthiwa inhlanhla zakho ziza kancane,iziphi izibani okumele uzisebenzise ukuze uzihlangabeze izinhlanhla zakho,Amen ngiyabonga.

  • @NokuthulaKhumalo-tm9xc
    @NokuthulaKhumalo-tm9xc ปีที่แล้ว

    Ngiyezwa Mkhulu Kodwa ngiyadideka ayi bawachaza ngokuhlukana .asithembe ithonga lizombula .ngoba kuyacaca izigodlo azifani

  • @MaNtuli29
    @MaNtuli29 2 ปีที่แล้ว +6

    So happy to be educated about this. Thursday I'll be doing the cleansing n the yellow candle is included for ukuphahla💛🕯️😍😍😍

  • @ncebambambi9957
    @ncebambambi9957 4 หลายเดือนก่อน +2

    Very informative ❤

  • @lwandomnyaka8543
    @lwandomnyaka8543 ปีที่แล้ว

    Amen Mkhulu ngaze ngalujabula ulwazi lwakho

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 3 ปีที่แล้ว +6

    Izibani nemibala kuyenzeka kwehluke ukwenza nensebenzo yazo ngokufunwa izidalwa zethu, mina nje kuke kwathiwa angithenge ORANGE, PURPLE & BLACK ngachazelwa ukuthi zimeleni nokuthi zizokwenzani 👏🏾

  • @nontsikelelomatyaqwa7279
    @nontsikelelomatyaqwa7279 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza I Bantu abakhulu .Well said nhebane.Mina ngalophuphu Nathi ngisebenzise Eli blue ekwesibhakabhaka mangifuna ixinyo zami zilunge.Thokozani makhehla KWANDE

  • @phindz113
    @phindz113 3 ปีที่แล้ว +16

    So can I personally use white pink and brown to attract imali??

  • @roselinemahlangu8449
    @roselinemahlangu8449 2 ปีที่แล้ว

    Thokozani makhehla 👏👏 hhayi cha niyibeke kwezwakala, God bless you 🙏

  • @vusiphiri4456
    @vusiphiri4456 2 ปีที่แล้ว +3

    Nginenkinga yokutholae indlu Yami since 1999 manje ngifuna ukuyazi yiziphi izibani ngazikhanyisayo

  • @manzolwandleiqhawelemvelo7976
    @manzolwandleiqhawelemvelo7976 3 ปีที่แล้ว +8

    Siyabonga kakhulu, Mpunga Yesintu, sengincele lukhulu lapha kuwena 🙏.

  • @phiwokuhlemyeni4748
    @phiwokuhlemyeni4748 3 ปีที่แล้ว +8

    Ngiyabonga MpungaYesintu loluhlelo lubalulekile kakhulu futhi sengifunde kukhulu.🙏

  • @pearln2308
    @pearln2308 3 ปีที่แล้ว +52

    Green candle is for my late granny, ozala umama. She told me in a dream to use that candle when communicating to her.
    Therefore, Mina I use it for her

    • @xolanimtambo7532
      @xolanimtambo7532 3 ปีที่แล้ว

      A

    • @thembinkosidube3918
      @thembinkosidube3918 2 ปีที่แล้ว +2

      Green does not represent gogo sis...
      Maybe it's for something else...
      Siyabonga...

    • @joannanhaka3368
      @joannanhaka3368 2 ปีที่แล้ว

      Ngiphuphe ubaba enginika izibani esimbovu nesipink

    • @abuyisiwemkhosana4915
      @abuyisiwemkhosana4915 7 หลายเดือนก่อน

      Nam ngokwase caweni yam u green ngowo gogo vele🙌🏻

  • @NomasontoLuthuli-t1n
    @NomasontoLuthuli-t1n 6 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga bomkhulu ngencazelo yenu ngezi bani🎉ngoba ngihlezi ngiboniswa ngesibani esi silver ngiyabonga

  • @rebeccamatlala7830
    @rebeccamatlala7830 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga mkhulu ngeseluleko zenu ungathi kunga lunga kithi sithembe kukho konke esikwenzayo 🙌🙌

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 3 ปีที่แล้ว +5

    Mkhulu Mpunga yasisaba lesi esimnyama akasifuni impela😂😂😂naso simnyama kakhulu. .ai

  • @SthebeSmadixa03
    @SthebeSmadixa03 9 หลายเดือนก่อน

    Izibani ziqale nini ukuthi Zivele ukuthi zikhaniselwa okuthile zingakabikho kwakwenziwa njani

  • @oyenankomo1284
    @oyenankomo1284 ปีที่แล้ว +1

    Best channel so far💯💯

  • @muzicypriankhawula6663
    @muzicypriankhawula6663 3 ปีที่แล้ว +1

    Lumnandi futhi luhle kakhulu lolu hlelo. Siyabonga Mpunga... kodwa besicela nje, kokunye uke uyeke ukubuza kakhulu isivakashi sisachaza. Kumosha nesikhathi lokho. Ngiyabonga, phambili ngohlelo oluhle.

  • @sindizuma7451
    @sindizuma7451 2 ปีที่แล้ว

    Ngyabingelela baba ngicela ukubuza yikuphi engingakwenza ukuze ngithole iqiniso umyeni ushonile kdw sisola ukt udle ushevu inhliziyo yami ayikutholi ukuthula ngisize
    Ngyabonga

  • @pinkielanga4353
    @pinkielanga4353 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga incazelo bomkhulu .Nginifisela inqubekela phambili

  • @thokodelahunt6398
    @thokodelahunt6398 3 ปีที่แล้ว +4

    Ngiyabonga angiqedi mpunga yesintu sengifunde lukhulu lapha. Ngingumuntu owendela esilungwini owakwami akakhleelwa esintwini sethu. Mina ngifuna abantwana bami bszu ngemvalaphi yakithi. Bengicela ukubuza ngabe umuntu Uma efuna ukusebenzisa izibani ngingakwazi na ukusebenzisa ngaphandle kokuba ngiye kogobhela ngabe kunyanzekile na ukuba ngiye ngingazenzeli Mina mathupha. Ngingabonga Uma ngingathols impendulo ngingabonga inkosi ibusise 🙏

    • @franciskhumalo5468
      @franciskhumalo5468 2 ปีที่แล้ว

      Isibani esiGold asiveli kwinkulumo yenu boMkhulu.

  • @alexbhebhe456
    @alexbhebhe456 3 ปีที่แล้ว +3

    Mpunga 😁😁😁hey yasisaba isibani esimnyama

  • @bongiweantiz3285
    @bongiweantiz3285 ปีที่แล้ว

    jesuh ngaze ngambuleleka bandla ,ei ngiyabonga mina

  • @NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go
    @NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go 3 หลายเดือนก่อน +1

    Kodwa umkhulu ulokhu ekhalile ñgalesi esimnyama,uthi syasabeka😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @syam7213
    @syam7213 3 ปีที่แล้ว +28

    Khona owathi "ikhandlela elimhlophe lifana nesifebe - lingena noma ikuphi" and ngiyavumelana naye😂😂. If you know, ungabe usamusho. Siyabonga ulwazi madoda🙌

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  3 ปีที่แล้ว +5

      Looool weqinisile loool

    • @syam7213
      @syam7213 3 ปีที่แล้ว +2

      @@impungayesintutv umngani wakho lowo enibuye nisakaze nayi othanda isithuthu enjalo kodwa ngiyema lapho😅. Bengifisa nike nithente ukuthi ikhandlela okanye iladi ulimise makunjani emsamo wasekhaya; okanye umuntu omdala owavela ngesibonakiliso ngezibani engomuthola ngazo kumele ngizibase yini emsamo masekwenziwa umsebenzi/isithebe sakhe azicelele sona noma kumele umuntu before?

    • @JaneDoe76664
      @JaneDoe76664 3 ปีที่แล้ว +5

      Ngiyamazi nami...istakazelo sakhe siqala ngo Lock.... S...😂😂😂

    • @syam7213
      @syam7213 3 ปีที่แล้ว +2

      @@JaneDoe76664 ibambe laphoke bafo😂😂. And it made so much sense meseyisho yazi kwanzima nokuphikq

  • @dumatshabalala5858
    @dumatshabalala5858 3 ปีที่แล้ว +1

    Wow,Siyazibongela kinina boMkhulu,nikhule njalo ngolwazi lwenu neluleke isizwe esimpisholo, ngiba silahlekile impela.

  • @ZaneleRikhotso
    @ZaneleRikhotso 6 หลายเดือนก่อน

    Thokozani bomkhulu ngiyabonga kakhulu ngencazelo yekhandlela Eli silver🙌

  • @sphamandlatrevor2495
    @sphamandlatrevor2495 3 ปีที่แล้ว +1

    Yazi mpunga before impunga Leh ewupopayi ifakwe imfunolo yengwe ngayiboniswa ephupheni ngathuka sengiyibona esingafakile iskibha isivunulile angazi kwakushoni but impunga isiwubaba isiwuma Kimi ingu gogo ingumkhulu ngibonga and Nkosi ngawe ungvule amehlo babs

  • @siyabongablack9344
    @siyabongablack9344 3 ปีที่แล้ว +2

    Siyakhuleka emakhehleni 👏🏾 cha nichaze kahle kuzwakele siyabonga 🤙🏾

  • @zoliswamatana3728
    @zoliswamatana3728 2 ปีที่แล้ว

    Big brother mzansi

  • @nhlanhlacelaninkomazana5890
    @nhlanhlacelaninkomazana5890 3 ปีที่แล้ว

    mina sengincele lukhulu kuwe Mpunga ngiyabonga! niqhubeke ngolwazi nisiphakele Mkhulu👏

  • @vusumuzigumede7942
    @vusumuzigumede7942 6 หลายเดือนก่อน

    Isiliva lekhandlela ❤ngisayolithenga

  • @islwanesomculo
    @islwanesomculo 8 หลายเดือนก่อน

    Kodwa bayasho ukuthi bafuna siphi mabengakasho i prefer ukusebenzisa u white only

  • @velenkosinimmkhabela
    @velenkosinimmkhabela 2 ปีที่แล้ว +4

    Wayithinta indaba enkulu Mlekeleli mfethu nsizwa endala, kuyasho ukuthi ungusolwazi ngendlela obuza ngayo imibuzo mfethu.
    Ake ngikuthathe ngikubuyele emuva ngeminyaka yakudala ngezikhathi zokuqala kobandlululo (apartheid), abebala elimhlophe one amongst many things that they used as the key to divide us .... They influenced a change into a way in which we were doing our traditional believe, kanjani nah ? our traditional believe mentioned as one of the tools we were using as blacks to defend ourselves bed & upleasent things happening from us. Abantu bakithi abamnyama kudala baqala ukuba neziphiwo ezahlukene zokwelapha ngokwesintu. futhi kuyavela ukuthi la mandla ezipiwo yiwo abekade esiza ekutheni benganqotshwa ezimpini such as ekugomeleni inhlamvu nokuningi. So during apartheid time ... those who they were found that were traditional healers at that time babebulawa ngoba abebala elimhlophe bebona ukuba yibo abebenza imithi yokuba bevikele umbuso wase Africa webala elimnyama.
    If kungukuthi umlando uyawukhumbula kahle that is the time where it was introduced indaba yamasonto, ilapho ke abantu bakithi abakade beneziphiwo zokwelapha beqale khona ukuba abasebenzise izibane ngenhloso yokudidisa abamhlophe ukuba kube sengathi bakholelwa enkolweni le yaseMasontweni kanti cha it a strategy to hide into yokuba ba traditional gifted.
    If we go back ngomalndo kudala ebekuthi uma kushoniwe kuhlatswe inkomo + nembuzi, maybe ngesikhumba saleyo nkomo kuzokwakhiwa umhlosho an instrument or isikhumba selukelwe ukuba kuhlalwe kuso. So if we remember certain people we will beat that intrument and sihlale kuleso sikhumba to remember or talk to that person esimkhumbulayo or talk to other people abakade basishiya.
    Angikhawuleze mlekeleli mfethu 🙌🙌

  • @SindiMax
    @SindiMax 6 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga ukucaciseleka ngezibani 🙏

  • @leginakunene-ep9yw
    @leginakunene-ep9yw ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga mkhulu ngicela amano akho kunezinto ingifisa ukuzilungisa ngedlozi engicela ungibonise kahle nangezibane ngabhadala kakhulu mkhulu angizazi

  • @ClementKumalo
    @ClementKumalo 4 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga bomkhulu ulwazi siyaluthola thokoza I

  • @jabulanimkhize-l1b
    @jabulanimkhize-l1b 2 หลายเดือนก่อน +1

    mpunga yesintu befisa kwazi is'bani esiphuzi nesi mhlophe zisho uthini ngiya bonga

  • @mphumzeninyembe6313
    @mphumzeninyembe6313 3 ปีที่แล้ว

    🙌🏾ngiyabonga bafwethu kungikhulisa.Kwande.

  • @KhethiweNgcobo-h3o
    @KhethiweNgcobo-h3o 10 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga fuze ziyanelisa ichazelo zakho kwande

  • @niknaksniks8358
    @niknaksniks8358 2 ปีที่แล้ว +1

    Akwande mpunga...sincelile...kwande🙏🙏

  • @mbalingcobo8504
    @mbalingcobo8504 3 ปีที่แล้ว +3

    Ngaze ngabususeka ngale ncazelo, bengididekile kakhulu. Ngiyabonga kakhulu, INkosi inibusise🙏

  • @ntokozosibiya3536
    @ntokozosibiya3536 3 ปีที่แล้ว

    Ngifunde okusha ngezibani Mpungaa umkhulu uyichaze kahle siyabonga khehla

  • @Zodwa-g5h
    @Zodwa-g5h 3 หลายเดือนก่อน

    Isibani esigold Sona esani

  • @ebelaamfeka3922
    @ebelaamfeka3922 ปีที่แล้ว

    Bengifisa ukukhuluma nomkhulu eceleni ngokuthola izinamba ngizokwazi ukuza ngezibani engaziboniswa emfanekisweni wobuthongo🙏🤝

  • @dax4949
    @dax4949 3 ปีที่แล้ว

    Hi Mpunga yesintu.
    Ngisa cela ukubuza ngephupho lishoni iphupho ngikhanyisa ikhadlela elimnyama.

  • @OlgahZandileSithebe
    @OlgahZandileSithebe 8 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga baba mina ngiye ngathenga izibani aduba ezi7 kukhona no purple kodwa purple washes waphela nd ngazalwa ngembethe ngabe kusho ini lokhu

  • @DumileExaggeratedMngezana
    @DumileExaggeratedMngezana 5 หลายเดือนก่อน +5

    Ndicela ubuza uyakwazi ukuzisebenzisa ngaxeshanye Zonke na

    • @Zandilezandile-zc6wm
      @Zandilezandile-zc6wm 21 วันที่ผ่านมา

      THokoza Mkhulu ngicela Siyabonga ngokusicacisela ngoba kwesinye isikhathi enzinye izinto sihlangane uthole ukuthiakuphelele.nje ngami nje mina ngihamba amanzi ulazi ngiyaludinga kakhulu 🙏🙏

  • @hlengiwehleh5182
    @hlengiwehleh5182 2 ปีที่แล้ว

    Dankie mpunga 🙏🙏

  • @nomvuyojoycejoni8726
    @nomvuyojoycejoni8726 3 ปีที่แล้ว

    Sawubona mkhulu siyabonga ukukhuluma ngezibani ngithe ngithandaza ngicela kodwa kwafika esibonakaliswenii ndoda ingitshela ukuthi ngize nesibani sokukhanyisa

  • @octaviamyeni1345
    @octaviamyeni1345 2 ปีที่แล้ว

    Mpunga siyabonga waybeka

  • @sodadaproducer8221
    @sodadaproducer8221 11 หลายเดือนก่อน

    Greetings Baba can used imphepha wen the time I late candle

  • @SiceloKhoza
    @SiceloKhoza 7 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabingelela ekhaya ngicela kubuta kutsi kushoni kuphupha usema simini ufula ummbila lomanti
    Kubuye Kube lekuphupha ummbila lowomile uvuna ubuye ukhutula ugcwalisa emasakeni labanengi ngiyabonga!!

  • @vanithandlovuvanitha8404
    @vanithandlovuvanitha8404 3 ปีที่แล้ว +3

    Siyabonga makhehla

  • @wonderfulnature806
    @wonderfulnature806 3 ปีที่แล้ว +3

    Cha akunjalo...... Isibani esi yellow .... Izithunywa zakubo komalume.

    • @thabisilemakhoba4758
      @thabisilemakhoba4758 2 ปีที่แล้ว

      ngakhula ngazi ukuthi limele izidalwa zangapha nangapha
      Njengoba bechaza nje

  • @KhanyisileMbele-x4w
    @KhanyisileMbele-x4w 5 หลายเดือนก่อน

    Thokoza mkhulu ukuphupha izibani mibala ehlukile kodwa ziphezu kwethuna lagogo ongasekho ngabe chazani

  • @happyzimasa6423
    @happyzimasa6423 2 ปีที่แล้ว

    Bomkhulu ngake ngaphupha izinani ezimnyama zigqitshiwe entabeni

  • @ThandekaMdima
    @ThandekaMdima 3 หลายเดือนก่อน

    Thokozani bomkhulu ngicela ukubuza ngesibani esimnyama ukhuleka ngaso sodwa entabeni noma ngisifake nesimhlophe

  • @midnightmakingdifferencr8553
    @midnightmakingdifferencr8553 2 ปีที่แล้ว

    That time simnyam but yonke into emnyama Sotho yimbi u gogo omyama uyathakatha ilati limyama

  • @nwabaloyi5810
    @nwabaloyi5810 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mkhulu

  • @TheBlaqueLilly
    @TheBlaqueLilly ปีที่แล้ว +1

    What about gold candles?

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi1426 3 ปีที่แล้ว

    Syabonga Mpunga Yesintu usfundisa lukhulu

  • @nontobekomkhize7891
    @nontobekomkhize7891 3 ปีที่แล้ว +1

    Phephul', purple, purple, purple.... 😅😂. Sibonge koMkhuluh 👏🏾🕯️

  • @prettymbhele499
    @prettymbhele499 3 ปีที่แล้ว

    Ngyambongela ekhaya ngicela kubuza ukuthi Uma uhlushwa iThonga lobumnyama elalenza msebenzi emibi ngingasizakala kanjani kulisusa lingabuyi ngoba livala inhlanhla yami

  • @mrliciousmant8954
    @mrliciousmant8954 3 ปีที่แล้ว +9

    Mpunga usbusiso empumalanga ngina 18 years ngicale kukulalela ngina 16 since ngikumamela ngine themba kuthi ngiyothi ngifika Ku 25 konke kuyobe kuhamba ngolayini
    Lakhaya bangibiza isangoma esingathwasanga ngoba ulwazi ngilithola kumpunga

  • @zukisanandry8627
    @zukisanandry8627 2 ปีที่แล้ว

    Enkosi Makhehla ngo Lwazi bengingazi kodwa manje sengiyazi

  • @mfmcbd749
    @mfmcbd749 ปีที่แล้ว

    Mina ngine nkinga nginesthunywa samanzi ngakhula ngisebenzisabenzisa yellow and white candles ingabe kwanele lokho?

  • @philanentshangase1150
    @philanentshangase1150 2 ปีที่แล้ว

    Ngaze ngachazeleka🙏🙏🙏

  • @xolanimtambo7532
    @xolanimtambo7532 3 ปีที่แล้ว +4

    Siyabonga

  • @sphow
    @sphow ปีที่แล้ว

    Mholwen Mkhulu. Thanks for this video. I had a dream of my living cousin and 3 other ladies holding a white unlit candle each. The left, then my cousin came back ephethe isbane esi black esikahaynyayo showing it to me. Should I then get this candle to pray with it?

  • @mazertsithole4065
    @mazertsithole4065 2 ปีที่แล้ว

    Bomkhulu syabong kakhulu ngcela ukubuza ukthi gigakhuleka yini go white, blue, yellow, red geskhathi esisodwa??

  • @LusindisoSofute
    @LusindisoSofute 2 หลายเดือนก่อน

    Molweni mkhulu ndicelubuza ezizibane zine same meaning even if ungumxhosa not umzulu?

  • @siyabongantinga880
    @siyabongantinga880 3 ปีที่แล้ว +7

    Ngyalithanda uhlelo mfowethu kodwa awuke ume ngemibuzo udedele isivakashi sichaze isbonelo nje ubuyele ku black esekhuluma ngo red okuhambisa iskhathi xola

  • @busisiwemathenjwa7972
    @busisiwemathenjwa7972 2 ปีที่แล้ว +1

    Kazi keakusetshenziswa ini engakabikho amakhandlela?

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 3 ปีที่แล้ว +1

    Informative 💥

  • @nomvulanonhlanhla9277
    @nomvulanonhlanhla9277 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabonga bomkhulu ngifunde lukhulu nihlale njalo nisifundisa

  • @sobujahammed32
    @sobujahammed32 3 ปีที่แล้ว +2

    Nyan zigodlo azifani pink chaza ndlela zahlukile kwabanye mkhulu Thokoza khehle

  • @MpethaZulu
    @MpethaZulu ปีที่แล้ว

    Uma uziphuphile Koda ungazi lutho ngazo ukuthi zima kanjani kumele ngiye kumuntu angchazele yini ngazo noma ngenze njengokuziboniswa?

  • @neotiisetso7441
    @neotiisetso7441 2 ปีที่แล้ว

    Impunga yesintu Mxolisi Hlongwane

  • @sobujahammed32
    @sobujahammed32 3 ปีที่แล้ว +1

    😂😂kodwa mkhulu we mpunga kuzwakala ngathi akayqondi lengcazelo

  • @ntwenhlembanjwa8073
    @ntwenhlembanjwa8073 3 ปีที่แล้ว +3

    IMPUNGAAAAAAA KHUPHUKA LAPHO 🙌🙌🙌🙌

  • @buhleprudencecele
    @buhleprudencecele 9 หลายเดือนก่อน

    Ngicela ukubuza leli class lamanzi wenza njan ngawo uma usuqedile ukhuleka kuwona?

  • @promisepromise6261
    @promisepromise6261 9 หลายเดือนก่อน

    Sbonge makhehla amahle ngokusi khomba indlela

  • @shapeshiftermajik8317
    @shapeshiftermajik8317 3 ปีที่แล้ว +2

    Tswi tswi tswi tswi😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @thandekawelkom1979
    @thandekawelkom1979 8 หลายเดือนก่อน

    Yoh injalo Mkhulu andizazi into zamacandlela nempepho zange ndazi bona ekhaya zisenyenziswa tuu

  • @lwazosaneledlamini3973
    @lwazosaneledlamini3973 ปีที่แล้ว

    Cela ukubuza, isiphi isitolo engingathenga khona lezibani ? I’m in Durban

    • @bongiweantiz3285
      @bongiweantiz3285 ปีที่แล้ว

      victoria street,nasemegacity buhle bemvelo

  • @vuyiswaswelindawo2195
    @vuyiswaswelindawo2195 2 ปีที่แล้ว

    Ndiya bonga kakhulu kuni bomkhulu ngokundinika ulwazi mna andazi lutho so andikwazi ukuya estore ndiyozifunela nje isibane ndingaxelelwanga ngumntu ondincedayo🙏🙏🙏

  • @viwegaika4968
    @viwegaika4968 2 ปีที่แล้ว

    Uthini ma izibane uzinikwa ethongweni

  • @zodwandlela8108
    @zodwandlela8108 2 ปีที่แล้ว

    Ngibingelele bobaba.. sacela kubuza mangikhuleka ngezibani esimhlophe.. yellow no blue.. ublue baba angiwuqondi umeleni? Ngingajabula kuchazeleka.

  • @Sipho-p7u
    @Sipho-p7u 8 หลายเดือนก่อน

    Amen 🙏

  • @bongigambu
    @bongigambu 2 ปีที่แล้ว

    Good evening, nitholakala kuphi?

  • @bongibongi7388
    @bongibongi7388 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga ngizwe kahle

  • @mpanzanjabulop9823
    @mpanzanjabulop9823 2 ปีที่แล้ว

    Yazimina mkhulu esimhlophe sabayisibonakaliso ,kwafika izwi ebsuku ngilele bathi angahlukan Naso manginenkinga ngisi layithe ngibek inkinga

  • @banjanithulisa1646
    @banjanithulisa1646 2 ปีที่แล้ว

    Njengoba kungasekho muntu omdala sobuza yiphi ingwevu?