Ukuphathwa komoya wothandiweyo wakho osedlulile emhlabeni

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 27 พ.ย. 2024

ความคิดเห็น • 25

  • @BonisileDlamini-kz3bg
    @BonisileDlamini-kz3bg หลายเดือนก่อน

    Thokoza mkhulu siyabonga wayichaza kahle impela kubuhlungu ukungazi ngoba bayasilahlekisa ngempela sibonge obaba abafana nawe besiqwashisa usuku nosuku besivula mehlo ngezinto okumele sizazi ngoba ngempela besingazi besiligqiba nje ihlahla nawumzimba izandla zedluli khanda 🙏🙏

  • @njabulongcobo826
    @njabulongcobo826 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Khabazela🙏.Ngicela ukubuza ukuthi uma-ke lelihlamvu selangcwathshwa nomuntu🌿 kufanele kuwenziwe njani ukuthi libuye lihlale ekhaya💁‍♂️ uyagunjwa likhishwe noma iyiphi indlela yokwenza ehamba nosiko.Ngiyabonga

  • @jabulisilenxumalo4547
    @jabulisilenxumalo4547 2 ปีที่แล้ว

    BabuMkhize siyabonga kakhulu ngolwazi uma ungasetshenziswanga umlahlankosi sekuyisikhathi eside wenze njani

  • @angiemsomi7332
    @angiemsomi7332 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga baba

  • @nkosikhonankosikhona2913
    @nkosikhonankosikhona2913 3 ปีที่แล้ว

    thokoza khehla..ngiyabonga makhosi ngala amalessons osinikeza wona..siyabonga

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 3 ปีที่แล้ว +2

    Ngicela ukubuza Khabazela, kuyakwazeka ukulanda umuntu uma sekuyiminyaka edlula? Asibonge👏👏

  • @jenetmariki1070
    @jenetmariki1070 3 ปีที่แล้ว

    Siyabonga baba ukusifundisa ngesintu ,isintu sibalulekile kithi abansundu

  • @LatticiaDlangamandla
    @LatticiaDlangamandla 8 หลายเดือนก่อน

    Yhooo baba mina ngalifaka ethuneni ihlahla manje ngenzeni

  • @mdumisenirobert4691
    @mdumisenirobert4691 3 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga Mhlonishwa👌👌

  • @robertmbambo2058
    @robertmbambo2058 2 ปีที่แล้ว

    Igezwa kanjani imoto okuphumele kuyo umphefumulo wongasekho.

  • @margaretlepee7217
    @margaretlepee7217 ปีที่แล้ว

    Bengicela ukubuza umuntu oseshadile owesifazani oshonele esibhedlela ulandwa ngubani

  • @sim3702
    @sim3702 3 ปีที่แล้ว

    Iyaphilisa impande yakwaMkhize, siyabonga Baba wethu sonke. Ngibonga angiqedi Dokotela.
    Ngicela uma kuvumile baba, usenzele izincwadi zonke eseziphumile, kukhona eyamabhizini nomsamo uma ngikhumbula kahle, ayitholakali kanti nalena enezimfundiso zikajesu, angiyitholi.
    Thokoza Dokotela

    • @lindiwemthethwa1905
      @lindiwemthethwa1905 3 ปีที่แล้ว

      ayi ave ekhuluma kahle kodwa qinisile uma ethi sidlala Bantu besintu ngimdinelwe kabi lobaba ngifuna mali yami wadlala ngami akasebenzi lutho ngikhohliswa uye yazi yangidina ngisho ngimbuka

    • @nthurokhaflandi8373
      @nthurokhaflandi8373 3 ปีที่แล้ว

      @@lindiwemthethwa1905 ubani ongasebenzi lutho

  • @nomvulanxumalo8713
    @nomvulanxumalo8713 3 ปีที่แล้ว +1

    Uma usegoli lakungena zihlahla kwenziqa njani Khabazela, uthatha noma yiliphi ihlahla

  • @zakithimlondo3592
    @zakithimlondo3592 2 ปีที่แล้ว

    Ngibonga kakhulu ulwazi nokukhanyiseleka esengikutholile mayelana nehlahla lokulanda umuntu ongasekho

  • @fanelepepegodide276
    @fanelepepegodide276 3 ปีที่แล้ว

    Khabazela 🙏🤝

  • @hildathokozileshezi6117
    @hildathokozileshezi6117 3 ปีที่แล้ว

    Yaaa kunjalo khabazela

  • @hlumanathidani6286
    @hlumanathidani6286 2 ปีที่แล้ว

    Ngicela ubuza xa kungazange walandwa umphefumlo womntu kuye kwenziwe njani?

  • @andilesawula5475
    @andilesawula5475 3 ปีที่แล้ว

    Khabazela kucacile enkosi eish siyalahleka kakhulu

  • @zamn2853
    @zamn2853 3 ปีที่แล้ว

    Zitholakala kuphi lezincwadi

  • @ntokozomafumbhatha9225
    @ntokozomafumbhatha9225 3 ปีที่แล้ว +1

    Mumbo kuhlezi kuyinjabulo ukulalela amazwi akho afundisa isizwe dabampisholo syathokoza

  • @skhumbuzomzimela8564
    @skhumbuzomzimela8564 3 ปีที่แล้ว +2

    Njengoba kuneCorona balandwa kanjani laba ababulewe yiyona. Ngiba akungenwa kukawomaWard