UKUPHUPHA umuntu ONGASEKHO

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 23 พ.ย. 2024

ความคิดเห็น • 662

  • @ncamsileeddie8408
    @ncamsileeddie8408 27 วันที่ผ่านมา +2

    Amen Gogo mina ngaphupha isoka lami elingasekho lingifonela ngangayibamba ifoni.Kwadlula izinsukukwana ngambona embonwenini wakhuluma wathi ngikungadile akukho okubi okuzokwehlela ngiyaziqhenya ngawe.

  • @nomusampume5129
    @nomusampume5129 2 ปีที่แล้ว +6

    Amen cc,ngcela ukbuza kuchaza ukuthini ukuphupha ukhulu wami osewashona egezwa umalume esembhedeni engaboni emehlweni,ngthi mangingena ekameleni lakhe wakhala wathi sewangilahla ngane yami awukaze uye ngsho endlini engilele kuyona lapho kulowomzuzu angiyanga emathuneni ngasikhathi efihlwa ngangisele ekhaya ngpheka

    • @nomusashabane6481
      @nomusashabane6481 7 หลายเดือนก่อน

      Ukuphupha umama wakho,engcwatshwa kodwa Kade washona,samenzela ngisho umsebenzi.Kusho ukuthini

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      ​@@nomusashabane6481Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @siphomnisi3480
    @siphomnisi3480 2 ปีที่แล้ว +4

    ....kuhle sisters. Ever since I came across your blog I feel very grateful. Yonke into uyichaza kuvakale as if ukhuluma nami ucobo. We need many people like you. Impilo yetfu tsine sive lesinyama yalahleka kudalo ngenca yekuyemgeka. Pleas esisi keep up your good work. .....Love you much

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน +1

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @bawelilemagwaza1413
    @bawelilemagwaza1413 2 ปีที่แล้ว +3

    Gogo ekuqaleni ngaphipha u anti engifonela ethi angimhlangabeze usestation izolo ungfonele wathi happy new year mtaka bhuti ubenonyaka Omuhlle angazi kuchazani

    • @LuzukowebsterQwayede
      @LuzukowebsterQwayede 2 หลายเดือนก่อน

      Gogo kunjani cela ukubuza ngiphuphe umha ethi samuhlukumeza ngathi Mina ngiyahamba wathi kimi ngiyaphi

  • @siyamdumisamtshali5824
    @siyamdumisamtshali5824 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga sisi.
    Kusho ukuthini ukuphupha ubaba wakho okade ashona ekuxhawula, angikaze ngimphuphe ngiyalala. Inkinga ubezihambela, weza kimi ngisemzini wakhe, wangixhawula...kodwa ngathi ubengenampilo.

  • @NonjabuloNtombela
    @NonjabuloNtombela 2 หลายเดือนก่อน

    Amen gogo ngiphupha ngihleli nosisi bami 2 abangasekho emhlabeni oyedwa ophilayo sisekhishini sidla amarolls aze athelwa yitiye kodwa bawadlakhona kunjalo emanzi ngasengiphaphama

  • @techgamers.1561
    @techgamers.1561 2 ปีที่แล้ว +1

    Ngiyabonga gogo ,celu kubuza mina ngiphupha ubaba ewashona ese ngasheni lwesihlahla ,phezulu sometimes ehleli ekhaya ,kumbe ehambanje kodwa angakhulumi

  • @bonakelehlengiwe9856
    @bonakelehlengiwe9856 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona cc bengicela ungichazela ukuphupha izimpahla zakho zimuka namanzi,sometimes asuke eclean sometimes enhcolile,ngaphinde ngaphupha umtanami womfana emuka namanzi but ayeclean,ehla naye,wakhishwa abantu engingabazi,bamuletha kimi,ngamthatha ngikhala ngithe ngisanake lokho ngabona ugogo ozala ubaba ongasekho eguqe eceleni kwami,wathi mupump amanzi aphume,ave ngi confuse ukuthi kuchazani

  • @patiencemshwelo3514
    @patiencemshwelo3514 2 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga cc makalahleka uyakboma ukuza kuwe emapupeni

  • @PhindileZungu
    @PhindileZungu 2 หลายเดือนก่อน

    Amen gogo mina ngiphupha umamezala wami owahamba sixabene singazwene mara uvela kimi ephupheni ehleka ekhuluma nami mara angimuzwa ukthi uthini ngabe kusho ukthini gogo?

  • @carishmacarish9945
    @carishmacarish9945 3 หลายเดือนก่อน

    Amen mina ngiphuphe umkhulu wami owokugcina komkhulu ekhaya komama ngimuphuphe senza naye utshwala besintu ekhaya bekushada ucc kamamkhulu omdala okwesibili mina nomkhulu singabanakile sibusy senza utshwala ekugcineni ungihlephulele imali wathi angiyifake emlonyeni nemifino

  • @BusisiweHlophe-u9d
    @BusisiweHlophe-u9d 2 หลายเดือนก่อน

    Amen gogo angisenabo abazali kodwa namhlanje ngiphuphe ngibuza umama naye akasekho ngithi kuye mama uphi ubaba wangangphendula ngakhala ngathi wathi akasekho ubabakho ngahamba ngayombeka elibeni mangfika iliba lakhe li crekhile angazi lichazani ngaphaphama ngkhala amehlo agcwele izinyembezi 😭

  • @senzishabangu8355
    @senzishabangu8355 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona cc,mina ngihlezi ngiphuphe umma wami akukdala eshonile futhi asikamenzeli umcimbi wokumbuyisa ekhaya,kodwa ngihlezi ngimphupha njalo, sometimes ngimphupha sisensimini ye spinach esihle , sometimes aphethe izambane angibonisa Lona, sometimes ngiphupha ngathi kunomcimbi la ekhaya sihlangene nomndeni wonke,kuphekwa,kudliwa
    Ukuphupha ekhaya kunomcimbi kungamaphupho engiwaphupha almost nsuku zonke futhi sekucala ukungikhathaza,izolo njengiphuphe iinkuni kodwa ezingakaboshwa.

  • @nomusashabane6481
    @nomusashabane6481 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Makhosi,ngicela ukubuza,uma uphupha umfowenu owashona ngengozi ejahwa,ebaleka ehamba eqeleni kwase kuqhamuka inkomo nayo imjaha ,wafika lapho egqumeni wahlala phansi esekhathele egobothisa ikhanda njengomuntu osekhathele.Ngiyabonga❤

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @nkosam2300
    @nkosam2300 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona sis Hlengiwe mina ngaphuma uma ngelalanga lomngeabo wakhe. Ethi ngingawavali amehlo uma ngilele. Okunye ngaphupha uma fithi efika eqgoke impahle engathi isambatho esiyingwe embethe isphika ephthe into ezandleni.

  • @JuliaHlophe-si2bb
    @JuliaHlophe-si2bb 7 หลายเดือนก่อน

    Syabonga cc ngomsebenz wakho omuhle . Sekuningi engikufundile kuwe 🙏🙏🙏

  • @lindiwebuthelezi
    @lindiwebuthelezi 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga kakhulu gogo mina nginombuzo ngoba ngakhathazeka ngobhuti wami gokuhamba kwakhe emhlabeni ngangizibuza ngokufa kakhe. Ngase ngimphupha elele ebhokisini ikhanda lakhe lilenga bathi akashonanga. Leliphupho lingiphinde kabili

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @nkululekocele2085
    @nkululekocele2085 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza Gogo 👏, uxolo nje ukuthi ngiqhamuke sekudlule iskhashana ngicabanga ukuthi umfanekiso wakho uqondane nami njengoba ngivuke nephupho ngibona uMame sengathi uphathekile uyagula, mina namalunga omndeni wakomalume bekubonakala engathi sihlela ukumthengela isipho angazi ke ukuthi umuntu wake wathengelwa yini isipho egula. Lo muntu engikhuluma ngaye uneminyaka adlula, bengicela ungihlahlubele uma kungenzeka. Inkosi ikubusise 👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngizokwenzanjalo kusho ukuthi namanje usagula njengoba ebegula ukhombisa ukuthi lesisifo asidlulile sisengenzeka nakomunye wenu ekhaya uma ninga mususi sona umuntu odlulile uyasuswa ukugula ukuze angakhali ngakho aze akufake komunye .ukumuthengela isipho kusho ukuthi ufisa nimenzele noma yni nje yokumkhumbula nimenzele okungamjabulisa okuyinto evele efanele ukuthi mayenzeke kodwa usecela noma yini eningaba namndla ayo okuncane nakho sekungamthokozisa kodwa eqinisweni kudinga izinto ezenzelwa odlulile menzeleni ukuze angalokhu eba nenkinga yokuthukwa nokuxoshwa imindeni engasekho nokuhlekwa ukuthi azikwazi izingane zakho futhi azikukhumbuli ngalutho

    • @nkululekocele2085
      @nkululekocele2085 2 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 kodwa sisi, yazi wangifikisela ngosizi olukhulu ngoba konke kuthwelwe yimi. Impela ngiyamkweleta uMame kade ahamba kodwa angikaze ngamenzela lutho. Inkosi ikubusise ngaphezu kokufisa kwakho, ungicacisele kwakhanya bha. Ngiyazibophezela ukukwenza lokhu emuva komhlangano. Ngifisa ngisho nokukufonela ngibonge 👏

  • @saffair1
    @saffair1 2 ปีที่แล้ว

    Akwande nganeyakwethu , uMamezala wami undlule emhlabeni last year ngo July ngomhlaka 24 , two weeks simbekile ngamphupha sihlangana emgaqweni aqalaza makangibona athi kimina , "maka S....ngiyalahleka angiboni indlela eya ekhaya " ngamangala ukuthi ukuthi ulahlwa yini ngoba indlela lapho abekuyo iyindlela ejwayelekile ngamkhombisa ukuthi makahambe kanjani ngathi kuyena ngisaphuthuma ngeke ngikwazi ukuhamba naye , lelophupho langixaka ngoba mina nginengane nendodana yakhe kodwa abakenzi lutho ekhaya ngaxakwa ukuthi ngimphupha kanjani , ngibonge usazophendula 👏

  • @ndudshandu
    @ndudshandu 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga sisi. Ngiyacela please sisi wami ngikhathazekile. Ngiphuphe ugogo ekhala ethi uyagodola. Sekunenyanga samufihla.

  • @lesegondabeng9974
    @lesegondabeng9974 2 ปีที่แล้ว +2

    Thokoza Gogo. First of all ngiya bonga nge mfundiso yakho futhi umuhle. Ngithanda how audible you are 🌻😊. Ngihlezi ngi phupa ubaba wam ongasekho kodwa a ka khulumi nami🥺
    One night nga mphupha e za ekhaya e khaulezile, wa vula nje umnyango, a nga khulumi ,wa bala ama number nje nge mathematics.
    Kusho kuthini Sis wami.

  • @ntombitshilo6687
    @ntombitshilo6687 2 ปีที่แล้ว

    Hi cc syabongangicelikubuza ngihlezingiphupha uanti wami engakhulumi kodwa ephusha isigubhuzamanzi ngimulekelelakwakhe

  • @Sophie-p9p9d
    @Sophie-p9p9d 7 หลายเดือนก่อน

    Hi Sisi,ngiphuphe umma wami ehleli embhedeni wakhe anosisiwami,usisi wami athi Kimi iyazi umma uhleli kabuhlungu kanjani la ahlala khona,ngithi mangifuna ukumbuza umawami ukuthi kwenzakalani wathi iyagodola ngavuka lapho♥️🌹

    • @learningnetwork6384
      @learningnetwork6384 5 หลายเดือนก่อน

      Akalele kahle umama, kunokwenzeka ukuthi obekasebenza ethuneni lakhe.

  • @melusimbele9576
    @melusimbele9576 หลายเดือนก่อน

    Mina ngiphupha umngani wami ongasekho emhlabeni , angzange ngakhona ukyombeka ngenxa ye distance washona ngengozi yebhasi ,ngimphupha ephila kungathi syakhuluma ngimbuza ukuthi bathi ushonile uyayphika yena leyonto , and from the first week eshonile eqeda kubekwa I started having these dreams

  • @NonhlanhlaNgidi-bo3wi
    @NonhlanhlaNgidi-bo3wi 3 หลายเดือนก่อน

    Umama wami usadlula naye ngamphuphe eveziz nwele engathi ubeqedukuqaqa amagoda zingakanyiwe umzimba angiwbonanga kwaba yikhanda nje kphela 🙏

  • @JeanetteGumbi
    @JeanetteGumbi 9 หลายเดือนก่อน

    Amen gogo ngicela ukubuza manje mina ngiphupha ngihlezi naye emngedeni anginika amanzi kusho ukuthini lokho.

  • @NoewbuhleMbhele-un8gd
    @NoewbuhleMbhele-un8gd ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga gogo 😢ngezincazelo kodwa mina ngiphupha ubaba ongasekho enginika imonto ehlophe konke nezinto eziryt maqede engikhombe kwenye indawo ethi angiyogumba angaz ngikhuphe ini

  • @AhmedSophiano
    @AhmedSophiano 6 หลายเดือนก่อน +1

    Syabonga gogo ngezincazelo zakho ezinhle ziyangfundisa mina engsakhula.. ngicela ukbuza uma uphuphe ingena endlini yomuntu osaphila ngingene kugreen yonkinto osofa amakhethini umata kusho ukthin into engiyizwe eyikhuluma uthe fanele ayothungisa ibhulukwe

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @divinedivasevents
    @divinedivasevents 5 หลายเดือนก่อน +3

    Hi cc,ngihlala ngiphupha umngani wami kodwa ubewumngani kakhulu nomuntu wami but besi close kakhulu naye izolo ubengicashele ekhoneni lendlu ngathi ngayiqhamuka wathi mzala ngikulethele lokhu ngathi ngiyamemeza umngani wakhe wathi Musa ukumbiza thatha lokhu waqeda wabaleka ngempela lapho he was wearing izingubo ezifanayo engike ngambona ezigqokile 3months ago ngokudla wayefake nokusa jacket but izolo ubengayifakile but same t shirt N same trouser

  • @thandazambatha7037
    @thandazambatha7037 7 หลายเดือนก่อน

    Syabonga ngencazelo cc, nginokuphupha ubhuti wam owashona October 2022 kube ngathi kuma eshonile eyongcwatshwa😢😢😢

  • @minenhlemnisi4773
    @minenhlemnisi4773 ปีที่แล้ว

    Sawubona sis
    Ngiphuphe engathi umama wenza inyama eyosiwe uyaphaka ezintsheni ezinthathu bekungesami nesikasisi wami ngasekho bese masekuqedwe ukuphaka a gene usisi wami avele emnyango athi makuthathwe iqala elilodwa lenyama esintsheni sakhe bekifake esintsheni Sami ngoba e yami inyama incane bese eyanyamalala

  • @zanelemkhize9933
    @zanelemkhize9933 ปีที่แล้ว

    Sawubona cc. Ukuphupha ugogo osashona ephaka ukudla kube ngathi kunomcimbi.

  • @bongumusaeric9562
    @bongumusaeric9562 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona Sis Hlengiwe mina ngicela ukubuza kuchazani ngiphupha umuntu wesifazane onqun u , athi uyena lo owenza ukut singaganwa. ngambuza ukut ungubani wathi ungumama kababa wami kodwa akuyena lo gogo engimaziyo mina.

  • @luciavsekati
    @luciavsekati 8 หลายเดือนก่อน +4

    Ngiyabonga kakhulu Gogo nginenkinga yokuluma kwezindlebe

  • @zazaq.9173
    @zazaq.9173 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona sisi. Xa uphupha utata wakho ongasekhoyo efika endlini, ehamba nabaye otata begqoke kahle amasuti, kukho nogogo wam nodadawethu abashona kudala. Abe sethi lo mthi (a big tree) wawungase festile fanele siwutyale futhi, nalo olapha endlini sawususelani. Ingathi ufika nje ebeyolandwa ngumlingane wami. Bonke bajabulile
    Cel ubuza lisho ukuthini leli pupha

  • @lebohangngubeni3086
    @lebohangngubeni3086 4 หลายเดือนก่อน

    Hi gogo hope ur ok,hei gogo ngiphuphe ugogo kabhuti wami kabobaba sewashona ,kodwa ephuphweni engathi ushonile siyombheka ebhokisini ,makuya mina nhiyobheka isidumbu ugogo avule amehlo ,leyonto uyenze more than 3 times evula amehlo ,kungabe kusho ukuthini na .ngingajabula ukwazi ngoba iyanhikhthaza leyonto.

  • @kennethndadza9220
    @kennethndadza9220 2 ปีที่แล้ว +7

    Sis u such a blessing ,full of wisdom! pls keep it up!

  • @BusisiweSkosana-zm5tv
    @BusisiweSkosana-zm5tv 3 หลายเดือนก่อน

    Gogo niyaphila kodwa....ngicela kuhlaziywela iphupho nali ngiphuphe umyeni wami oseshona eza kimi wathi uzongthengela u cement Mina ngase ngi uzawuthenga ngomqcibelo ngabe kushoni

  • @senzeningcobo6486
    @senzeningcobo6486 7 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga cc. Ngike ngaphupha ubaba ongizalayo. Ngiqale ngaba la bekufuneka ozoya esitolo, wangatholakala. Kwasekunikwa mina uR100 kwathiwa angiye kothenga, ngathi uma ngibuza ukuthi ngiyothengani, ngasengikhonjwa kozongitshela. Lowo kube ubaba wami. Ubesethi angiyothenga ubhiya. Kuthe esikhundleni sokuba ngiyothenga, ngazithola sengiphezulu endlini esatinelwa. Umzimba usuqediwe, proof ayikafakwa. Mina ke besengifaka udaka usecond coat ngigqiba izintingo kodwa ngiyiqala phezulu ngifuna ukwehla nayo. Udinga luyashiyana ngobude, uma sengifika kulolu elude kunalolu kucace ukuthi sengibona ingozi. Ngayeka, ngehla ngodonga ngayothi cabana phansi. Ngibe sengiphaphama.

  • @samntulini2114
    @samntulini2114 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu uyisibusiso . Ngicela ukuza uma umphupha egqoke izingubo ezidabukile, ngithi ngiya kuye anganginaki ngizame ukumulandela kodwa ngingamufici. Undeni wonke ubumi egcekeni umuhleka.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ubuvezelwa ukuthi usebunzimeni la ekhona uboshwe umndeni wakhe

  • @SmangeleMnisi-yw8ej
    @SmangeleMnisi-yw8ej 4 หลายเดือนก่อน

    Mbotho... ngiphupha umnaketfu lowashona efikile ngimenzela ukudla sinengane zakhe wadla wase uyahamba saphinde sapheka okunye sengeza.. kwasekuvela nodade wethu naye ok ngasekho wangeni lapho ngihlala elandela ingane zam kodwa ethulile inhloko yakhe ingenazo inwele eyiningi ngambuza imibuzo wangaphendulu... thokoza MaMbotho

  • @KhumbuNdaba
    @KhumbuNdaba 20 วันที่ผ่านมา

    Hi sisi ngicela ukubuza ukuthi kungani mgihlale ngiphupha umuntu oyedwa emndenini kodwa baning abantu abedlula emhlabeni lomuntu ngimphupha nje umalune kodwa njalo ngimphuoha nomalumekazi Kanye engine yabo yokuqala kodwa inkinga ukuthi umalumekazi Kanye mengane yabo bona basaphila

  • @katlehonglibrary3606
    @katlehonglibrary3606 2 ปีที่แล้ว +8

    Yooo this video I only listen to this now but I dreamt when one of my parent left "It was said "Vuka Mfo ka..." mmmhhh Siyabonga ngezincazelo👏

    • @musamagagula9010
      @musamagagula9010 8 หลายเดือนก่อน

    • @MusaSibeko-ln5xj
      @MusaSibeko-ln5xj 6 หลายเดือนก่อน

      Ngiqela ungisize ngiphupha Abantu abangasekho cishe mihla yonke ayi oyedwa almost bonke nje engimaziyo ngabe kwenziwa yini kodwa abakhulumi kabi

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      ​@@MusaSibeko-ln5xjAmadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @katlehonglibrary3606
      @katlehonglibrary3606 หลายเดือนก่อน

      @@vusimngomezulu2500 ngiphendulela mina njalo from my experience mangibabona they r in different dimensions realms waiting to b re-incarnated

  • @thandekashoyisa6017
    @thandekashoyisa6017 ปีที่แล้ว

    Wow! U make so much sense, Yaz so much sense I been watching your videos all day today, just came across one and I could not stop at one

  • @MbalenhleNdlovu-g6x
    @MbalenhleNdlovu-g6x 2 หลายเดือนก่อน +1

    Amen gogo kuchaza ukuthi ukuphupha umuntu ongasekho emhlaben ebekwa kakutsha

  • @NtombiSibiya-rv4vm
    @NtombiSibiya-rv4vm 17 วันที่ผ่านมา

    Thokoza gogo mna ngabane phupho emva kokushona kukababa ngimphupha engijaha engathi ugula ngekhanda efuna unginukubeza egqoke impahla ezidabukileyo

  • @mbusomthethwa8150
    @mbusomthethwa8150 2 ปีที่แล้ว

    Amen sisi hlengiwe,ngiphuphe umuntu omdala kodwa usaphila ngiphuphe ngisemncwabeni wakhe ngishumayela futhi ngihlabelela ngicela ukubuza kusho ukuthi I?

  • @BeautyKhakhu
    @BeautyKhakhu 7 หลายเดือนก่อน

    Ijoo! I like to thank u about that message bcos I had that dream about my MoM few times upto so far. Even last night I dreamed about hershe was not talking as usual nd this time around was sleeping nxt to me with my sister bt we were in a dark room as usual. I am talking to her bt her answer is on her eyes or hands🙄🙄. It's been 13 years she past away nd after she died in 7 days I dreamed about her telling me how she died bcos I was asking her how accident happened? She gave me all the answers nd I started to be fine.

  • @ThabisileMakhubu-us2rw
    @ThabisileMakhubu-us2rw 6 หลายเดือนก่อน

    Unjani cc ngiphupha ugogo ssiqoqa izimpahla ku wadrobe

  • @BusiswaNdlela
    @BusiswaNdlela 3 หลายเดือนก่อน

    Yoo cc 😢 mina ngiyakuzwa angazi ngingaqala ngokuchaza liphi sekukaningi ngiphupha umama wami 😢

  • @ShineNkabinde
    @ShineNkabinde 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ngiphuphe ubabam okokuqala since eshona ngina 9 yrs I'm 60 yrs now ehleli nomama naye ongasekho uma ngingena endlini ubaba uyathetha usukuma esezophuma, endlini umama uthi kuye yekela ingane baba uyaphma ushiya mina nomama endlini

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 4 หลายเดือนก่อน

      Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 6 หลายเดือนก่อน

    Gogo kungani ...mina ngaphaphama ngabo 2ekseni sasimncwabe emini bt ngabo 2 ngamuzwa e.hamba ebaleni emva kwaloko ngezwa sengathi kucula iradio after dat izinja zashaya umkhulungwane ngathuka ngacishe ngafa ngavusa engangilele naye eduze naye wayizwa lento angazi noma wayepoka yini

  • @phindilegumbi1321
    @phindilegumbi1321 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona maMbotho. Ngicela ukubuza ngiphuphe amanzi amaningi smile kodwa bekungesiwo umfula ngiphethe imali ewuhlweza esandleni sokudla ngithatha one by one yaloluhlweze ngesandla sesinxele ngilahlela kulawo manzi ngithe ngingaqeda ukuwalahlela wonke lama coin amasiliva aqala lamanzi anyakaza eza langime ngakhona njengamagagasi liphelele lapho leliphupho.Ngiyabonga

  • @kholofelorichard8617
    @kholofelorichard8617 2 ปีที่แล้ว +2

    ngiya bonga gogo with your teaching. i dreame of my great grand dad from my mothers side he gave me money to buy him a drink and asked me to hide it from the others when i come with it, isho ini lento,, thank you

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kusho ukuthi ucela umenzele okuthize okuqondene naye kodwa ungayikhulumi kakhulu lendaba ngoba abanye abangakenzelwa bazomubangisa ukuthi kungani kuqala yena ukunikwa idrink okuwumsebenzanyana awucelayo ingakho ethi uwufihle usho ukuthi ungayikhulumi kakhulu ngoba bazozwa ubovele uthenge nje izinto saku zithengela indlu kanti ulungisela yena

    • @kholofelorichard8617
      @kholofelorichard8617 2 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 Thank you Gogo🙏

  • @manahnojiyeza5863
    @manahnojiyeza5863 3 หลายเดือนก่อน

    Kahle ntombazane ngamanga....bo....umuntu owashona....uyabuyisa ( wenzelwa umsebenzi) emva konyaka .....if wahamba ngo April this year njengomawami ...than next year April obe eqeda unyaka but awenziwa evxactly ngenyanga Ahamba ngayo...so umama sombuyisa ngo May....so yimani ngamanga

  • @busiswarose5611
    @busiswarose5611 2 ปีที่แล้ว

    Hi cc ngiyabonga Mina ngiphuphe uyeni wami una 17years adlula emhlabeni ngimphupha efika langihlala khona engagqokile umzimba wonke ufika ngilele angene engubeni bese ethi kudala engichazela ukuthi angihambe ngiye ekhaya ngiyongenisa ushukela ngaushiya ngaphandle kubengathi ngiyawbona ngamehlo engqondo athi ngashiya nendlu ingavalwanga ngihambe ngifike ngiwuthole mangibheke emnyango wasendlini ukuba ngiyowungenisa kuvele umzsla wami athi cc wenzekahle ukuzowungenisa loshukela usbari ubekwatile usebuya nakugogo ubeyokupayisa ukuba wena awmlaleli bese ngivule umnyango ukuba ngifaka loshukela endlini ngivane ngithole kugcwele imbuzi namagusha kuyisinyikinyiki kungekho ngisho indawo yokunyathela ingaba kusho ukuthini konke loku ngiyabonga

  • @Cruealla
    @Cruealla หลายเดือนก่อน

    THOKOZA gogo ngcela ukubuza kuthi kuchazani ukuphupha udadewethu engihubha ngesikhali 😢😢😢kodwa ukhulelwe kuleliphupho.

  • @fundokuhlenomvelo4405
    @fundokuhlenomvelo4405 3 หลายเดือนก่อน

    Sawubona sis wam ngyethemba uyapla mna umawami ekhuluma esebhokisini futhi leli bhokisi Lina manzi lase liba nocement kusukela ehlombe kuya ezinyaweni

  • @Makwandentandeun6jn
    @Makwandentandeun6jn 3 หลายเดือนก่อน

    Yoh Gogo, ave uchaza kahle, akwande 👏🏾👏🏾

  • @lindelihlemhlongo6844
    @lindelihlemhlongo6844 10 หลายเดือนก่อน +1

    Dadewethu ubaba akasekho ngimphuphe egula kakhulu ngim'belethile engakwazi ukuzihambela kuchazani lokhu

  • @g.mabongimasuku5180
    @g.mabongimasuku5180 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona MaMbotho,
    Wamuhle ntombi, siyabonga kakhulu ngolwazi osicaphunela lona njalo uma usichazela ngamaphupho noma ngezehlakalo esingazinqondisisi.

  • @ThokoMbonani
    @ThokoMbonani 3 หลายเดือนก่อน

    Thokoza Gogo, Mina ngiphupha uMama Wami omncane engibuza ngokukwembatha okuthike ukuthi kuthengiswa kusiphi isitolo.

  • @sthembilemthembu9531
    @sthembilemthembu9531 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona sisHlengiwe ubuthe sisi udinga ukuthi sigeze senze umsebenzi and singafaka nabanye if sinawo amandla. Manje inkinga enkulu angazi ngiwenza kanjani and kuphi ngoba kulendlu kagogo aUnty nengane yakhe baya ganga. Akusanamuntu omdala futhi othembekile. Ngicela uncedo kwakho. Ngicela inumber yakho. PLEASE PLEASE.

  • @ceswellnkonyane9744
    @ceswellnkonyane9744 2 ปีที่แล้ว

    Hy sisi
    Ngisa cela uku buza ukuthi ingabe le phupho lisho ukuthini
    Lana ngi phuphe u baba wam ose wa Shona ,ngi hlangana naye e hlathini wangi kuka wangi welisa umfula make qeda wangipha o khiya abaningi bese wangi khomba oyedwa wathi Lona u kiye uzo vula ngawo
    Thanks sangizo Linda I mpendulo❤️🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      ukhombisa ukuthi ubekubuyisa la kade usukhona ngokuthi ubusudlulisiwe emhlabeni waba la ekhona naye esigodini sethunzi lokufa kodwa obuyindawo engeyinhle abekukhombisa yona ukuthi ukuyo ubaba wakho kodwa wase enika wena igunya lokuthi umlungisele umkhiphe la akhona usunayo nendlela yokuvula okuvalekile kuwe nakubo shukuthi mulungisele aphume ebumnyameni ukuze kukhanye nakuwe

  • @tholakelendlovu2989
    @tholakelendlovu2989 2 ปีที่แล้ว +7

    You are glowing maye!!waze wamuhle sthandwa usulekile umhle umhle umhle😍😍😍😍

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      ngyabonga

    • @mlondolozindlovu6348
      @mlondolozindlovu6348 2 ปีที่แล้ว +2

      Ayii wena kwafana isibongo negama umawami uTholakele Ndlovu kwenzeka kanjani

  • @lj7017
    @lj7017 2 ปีที่แล้ว +2

    Molo sis hlengiwe ngicela ukubuza kushoni ukuphupha izidlu zika ntshani kume abantu abaningì benze cycle ebaleni elikhulu phambi kwezizindlu zika ntshani Mina ngime ngaphakathi kwabo ngishaya isgubhu bonke bebheke kimi and bonke Labantu Baqoke old fashion like baqoke just lana ngezanzi ngaphezulu abaqokanga even nam ngizibona ngigaqokanga ngaphazulu ngiqoke ngezanzi kuphela ... kushoni sis ??

  • @LindiweMtsweni-y5j
    @LindiweMtsweni-y5j 24 วันที่ผ่านมา

    Sawubona cc ngibhudange ngingene nekomo esizibeni samanzi ikomo ebrown and ikomo ayilwi ayinalwaka so mangifika ekhaya kwagogo ngiyithola kwagogo n ayifuni ngiphume ngegate

  • @nokuthulamothiba6909
    @nokuthulamothiba6909 5 หลายเดือนก่อน

    Kunjani cc Mina ngihlale ngiphupha udadewethu kepha uhlezi ezijabulele sizixoxela

  • @NompumeleloZungu-pb7rf
    @NompumeleloZungu-pb7rf 2 หลายเดือนก่อน

    AMEN GOGO MINA NGIPHUPHE UMAMA WAMI EHHALA EGCEKENI EKHAYA LAKHE ANGAZ KUCHAZA INI?

  • @thokozanimthalane
    @thokozanimthalane 3 หลายเดือนก่อน

    Ngiphuphe sifuye ibhubesi ekhaya, kodwa silesaba yize lingasenzi lutho. Belinobungozi emphakathini, sicama ukubiya noma sivale izikhala elingaphuma ngazo.

  • @thobelanisanele8822
    @thobelanisanele8822 2 ปีที่แล้ว

    Gogo mna ngake ngaphupha umkhulu osengasekho enginika ugologo wath angiphuz sekuntambama njr singekh ekhaya singaphande ecelen kwasekhay ngab mhlamp gogo lalishoni

  • @thabangdavid5948
    @thabangdavid5948 2 ปีที่แล้ว +3

    Thanks so much, your are blessing really.i appreciate your guidance so much 👏💗💗💗

  • @yvonnenkszne-bx1fw
    @yvonnenkszne-bx1fw ปีที่แล้ว +1

    Ngyabonga Gogo akwande izibusiso empilweni yakho ✨🙏

  • @lorrainemaraburabu8848
    @lorrainemaraburabu8848 4 หลายเดือนก่อน

    Ngishonelwe ngo june umyeni wami akagulanga nex, kucale kwashona ubhudi omdala kuye bese kwazishona yena... Bashiyana ngo 15 days ukushona kwabo. Bonke baphuma igwebu ngomlomo nama khala ekushoneni kwabo . Angijabule ngendlela abahamba ngayo emhlabeni. Kodwa ngelanga engambeka ngalo kwahlula amalang amabili wase avela emaphupheni wami n namuhla ngimohuphile futhi angacokanga izicathulo n izinyawo zakhe zivuvukile waphinde waxolisa kimi ukuthi uhambe angangivalelisanga

  • @thamimdunge9652
    @thamimdunge9652 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga maMbotho minangake ngaphupha ubaba womfana wami wayeselobolile wambesa emva kweminyaka ewu 10adlula sengiqhubekile nempilo ngamphupha izinsuku zilandelana alike ati asambeni ngiti mangimlandela bese ngiyakhumbula ukuti akasekho bese ngiyamtshela ukuti awusekho nje wena ahambe kwaze kwaba kathathu langiphatha kabi namanje ngicela ukuti lichaza ukuthini

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      akukho kahle mayenza njalo ngoba ukhombisa ukukulanda uma naningashadile naye kwakumele umale khathi engcwatshwa mase uyagezwa nakubo nakini futhi ugezwe ngembuzi

    • @phumzilemndebele3122
      @phumzilemndebele3122 ปีที่แล้ว

      Cela ukubuza uma uphupha umuntu ongasekho ephila kusho ukuthini

  • @sinegugusinethembadladla4106
    @sinegugusinethembadladla4106 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona sisi.ngsacela ukubuza ngabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu wakini osekashona kuthiwa ushonile futhi.kodwa mawumbona nasephusheni uyambona uyaphila kodwa.ngyabonga

  • @phillipmsomi6888
    @phillipmsomi6888 ปีที่แล้ว

    Good morning sisi, I hope ngivuka nephupho Lana ngilele no Nkosi kazi wami ose washo a bengithi ngenza ucansi naye.... ube right nje futhi siqabulana.

  • @mdasylvia5422
    @mdasylvia5422 2 ปีที่แล้ว

    Thokozani
    Amen
    Uma uphupha ethi ucela ukungena
    Ukhuluma emi ngaphandle

  • @LungeloLuh-b7y
    @LungeloLuh-b7y 4 วันที่ผ่านมา

    Gogo kusho ukuthini ukuphupha ugogo wakho ongasekho kungathi uyaphila kodwa ngathi nimenzela umcimbi womembeso...mase ekunika ubuhlalu ethi okwakho kokufaka eqolo okumhlophe exoxa nj ekhuluma ehleli la owayejwayele ukulala khon

  • @noziphomaziya2399
    @noziphomaziya2399 2 ปีที่แล้ว +2

    Gogo I dreamt of my late husband helping me to clean our home after a couple of months not checking it,he was quiet

  • @Neo_1sekali
    @Neo_1sekali หลายเดือนก่อน

    Gogo i had a of my late mother after a few days we buried her telling me to kneel down infront of her she said something but i didn't hear what she was saying. The second dream she was inside her bedroom and i said to her i thought she had forgotten us , she denied by shaking her head & she gave me a hug it felt so real i could feel she was here

  • @masesimamosese494
    @masesimamosese494 2 ปีที่แล้ว

    Mh yaze yanzima indaba we cc eish mina umamezala wami wabekwa suterday ngesonto ngaphupha kungumngwabo wakhe kodwa esengwatsiwe futhi labuya kabili kulokhu kwesibili ngiliphupha kwashona umyeni wami nga kuchazani

  • @pammap9793
    @pammap9793 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona Gogo. Mina ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha zonke izihlobo zami uma sezishonike kube kuwukuthi angikaze ngiziphiphe zisaphila. Ngiyabaphupha at least once. In such a way that it is abnormal uma ngingabaphuphi. Kodwa abakhulumi bonke. Including my very close family. Kodwa ngibaphupha bekahle. Smiling or benza abakwenzayo or bekhuluma bodwa not nami ngingezwa ukuthi bathini. Kuyenzeka omunye akhulume kodwa into engathini engingayikhumbuli nasekuseni.

  • @VeronicaGcina-ke4xn
    @VeronicaGcina-ke4xn 5 หลายเดือนก่อน

    Unjani cc syabonga ngicela ukubuza ngiphuphe u Anti wami washona ubehlala kwakhe ngimphupha uthi kumama wami uyathutha akazothatha izimpahla umama wathi usekhulile yena akasakwazi ukuhamba wabiza uBabomncane no Mamcane ngababona behamba angizange ngisababona beyofika Ka Anti ngingajabula mangingathola incazelo bandla cc

  • @thandomabizela860
    @thandomabizela860 2 ปีที่แล้ว +4

    Ubabani kulowo mzuzu dadewethu! 🔥🔥🔥
    Siyabonga sisi. Mina hlezi ngizophupha abantu mabeshonile a few days after. Futhi abantu abasuke bengalona igazi lakithi, sometimes abantu engisebenza nabo, noma umzali womunye osemsebenzini. Manje mina ngivele ngingazi ngenzenjani ngoba lomuntu thol ukuthi naye nje uyangithuma , wangbiza ethi ufuna ukukhombisa mina abantu abangekho right emsebenzini. Manje thina abanye maMbotho singama gwala, ngivele ngibaxoshe khona emaphusheni ngoba Haibo kuyathusa ukphupha abantu ababengakufuni bekungenisa la nala bekuthuma. Haibo 😑

    • @rosegumbi5703
      @rosegumbi5703 2 ปีที่แล้ว

      Thokoza gogo mina ngiyaphupha kondwa ngivuke ngasekhumbuĺi ngenjeni gogo

    • @ongafiyomabotshwa8266
      @ongafiyomabotshwa8266 2 ปีที่แล้ว

      siza gogo nakhu ngiphupha umkhulu ozala ubaba esingcwabe ngazo 25 zika july ..ngisendlin engasekho ekhaya nomuntu engizwana naye kukhale inock ngiphume bese kugquma isbhamu mangibheka nguye umkhulu nabafana abancane bo 6to7yrs abaningana,abuze umuntu wam ubani odubulayo?ngithi umkhulu ufundisa abafana ukudubula ngesbham senyoni anyamalale ...ngihambhe toward indlu yakhe buye ngihlangane naye sibukane athi "masitshata asitshateli kuba nabantwana nami ngashada kodwa andinabo abantwana,kodwa kuwe ngibona kuzolunga (lapho ingane anginayo )ngibuze awuzalanga kanjn ngiwu mzukulu wakho? angibambhe ehlombe angishiye agqubeke nesbhamu sakr adubule...isbhamu lesi sikhuli sinde ngathi esenyoni i felt that way .siza gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +2

      sori ngiqale nga replya esikhaleni sakho impendulo yomunye nganganaka ngibona manje sori kodwa nayi impendulo yakho, ubekukhombisa izingane afisa ukukunika zona zivuse umuzi lezo zingane kwakumele kube ezakhe kodwa eziningi zazo zaziphuphuma manje ufisa ukuzidlulisela kuwe kodwa futhi uyozikhulisela zona azifundisele zona konke nokuthi uyokwazi nokunilwela nezitha ,khona khona lapho uveza ukuthi kumele kujikijelelwe yena ngoba akenzelwanga lokho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      ubobeka amanzi eduze kwakho ngeglass uma ulala ukuze kuhlanjululwe ingelosi yakho mayifika kuwe mase uyavuka ekuseni uwaphuze kancane mase amanye uwachithe egcekeni uyokukhumbula okuningana

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      uma sebeshonile akube kusaba njalo kusuke sekumele kwenzeke ngendlela eyiqiniso ukuthi wayengakufuni kusuke kungasekho ukuzikhethela ukuthi ufunani kodwa kusuke sekuwukuthi kumele kwenzakaleni ukuze naye asizakale futhi kusho ukuthi wena uyathunywa kubantu ukubazisa ngezimo abangase zibehlele ungasabi ubokwenza njalo ukuze abakuthumayo bengazosebenzela emumva

  • @SthembileCele-r8y
    @SthembileCele-r8y 4 หลายเดือนก่อน

    Gogo unjn ngcela ukubuza mayelibele evela evalashele umntwana ongumshana wakhe ufike ahlale amudlise uyazwakala futhy mayefika kodwa akmhlukumezi ufika ammbathise noma efika engambethe ebusuku amnese NJ engathi uyaphila

  • @HappyKhabo-n9k
    @HappyKhabo-n9k 16 วันที่ผ่านมา

    Mina ngaphupha umntana ka mamkhulu usesi engagxokile ngimgeza ngabe lokho kusho ukuthini

  • @mpumiqwabe5990
    @mpumiqwabe5990 ปีที่แล้ว

    Yebo sisi. Kuchazani Uma uphupja umuntu ongasekho ekuthengela ukudla naye futhi azithengele. Mina I Yama yenkukhu angiyidli. Lapho ephisheni wangithengela ebomvu ewosiwe yena wangithengela yenkukhu ngoba ekhumbula ukuthi mina angiyidli euenkukhu. Lapho bekajabilile nje ehleka kodwa engasho lutho.

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 ปีที่แล้ว +1

    Ey sisi wavele wanghlabekisa masukhuluma ngomuntu weslisa ohambe ekhulelisa 😭😭😭😭

  • @bonginkosimtsweni8276
    @bonginkosimtsweni8276 2 ปีที่แล้ว

    Ngiphuphe umfowethu omdala elahla isikhiya somuzi okuthunjwa kugqilazwe abantu besilisa, kanti nami ngisiphethe ngasilahla. Kulowomuzi bekunendodana yami ngilwa nalowo othumbayo ngamqoba, yilapho ngibone khona umfowethu elahla isikhiya nami ngasilahla. Umfowethu wabaleka nendodana yami ngahlangana naye komalume kababa ngambuza ukuthi iphi indodana yami wathi ikhabonina kodwa ingcolile ngathi kukahle izogeza khona. Bengicela incazelo..

  • @nelisiwenyalunga3763
    @nelisiwenyalunga3763 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona sisi. Bengicela ukubuza. Ngiphuphe sisi wami omdala ongasekho ethi masingene estolo ufuna ma khethenisi ( curtains). Mesingaphakathi estolo wangobonisa le ayifunako but mina ngathi kuye ayikho right le if afuna ikhetheni aboza kimi endlini azobona lawa enginawo mahle kudlula lawa yena awafunako. Ngabe sengiyavuka singakawathengi lama khetheni. Then after 2 days ngamphupha futhi sihamba sonke ethenga majezi/jacket amaningi ngavuka. Again same week, ngamphupha ngihleli naye nomngani wakhe sikhuluma nje. So khona lapho ngazithola sengimxoxela ngemphilo yami ukuthi since yena wasishiya akuzange kube right . Nabantwana bakhe abekho right. Ngaze ngakhala ngimbalisela. Wabe se ungibuza ukuthi nginayo na imoto ngathi yebo. Wathi nginaye umntu engiphilisana naye ngavuma. Yabe seyiyaphela njalo inkhulumo. ....
    Ingabe kuchazani sisi..ngiyabonga.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +2

      amakhethini into yokuvala amawindi ambozeke ukuze ongaphandle angavele nje abone okwenzakala ngaphakathi endlini ngaleyondlela ukhombisa ukuthi uzokuphathisa zonke izinkinga zekhaya ozobhekana nazo uzokulekelela kungaze kubone abantu ngokukuhluphile ,amajacket namajezi kusho ukuthi uyonimbathisa ngemfudumalo lanigodola khona niswele uyoba nani aniphe imfudumalo ,njengoba ebuza imoto ukuthi unayo nomuntu ozwana naye kuchaza ukuthi onakho njengamanje naye unesandla sokukulekelela ukuthi kuyephambili ukuthole ngaleyondlela ukukhombisa ukuthi ubambisene nawe kukho konke

    • @nelisiwenyalunga3763
      @nelisiwenyalunga3763 2 ปีที่แล้ว

      Wow... kwaze kwamnadi ukuzwa loko 🥰. Ngiyabonga

    • @noluvuyobukhulwane5843
      @noluvuyobukhulwane5843 2 ปีที่แล้ว

      Sawubona sisi ngiphuphe ubaba wam omdala ungifice ngikhala wangbamba ngesandla wangpelezela wangisa langiyakhona ngamtshela kuthi ndiyashota ngemali wandinika wallet mangtate r100 ngizobaryt

  • @vuvulicious1988
    @vuvulicious1988 9 หลายเดือนก่อน

    Sawubona Gogo.Mina ngicela ungichazele ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha umama wami ongasekho ebulawa ngomunye umuntu.

  • @SihleTsoafo
    @SihleTsoafo หลายเดือนก่อน

    Hi Gogo mina ngyno kuphupha umama wami njalo Kusho kuthini loku , nd I'm from Lesotho

  • @RomarioNkosi
    @RomarioNkosi 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza Gogo, ngicela ungihlaziyele lana ukuphapha umamkhulu ongasekho ethi buzani konke enifuna ukukubuza ephethe incwadi ayibhale ngesandla kodwa afune kubuze ingane yakhe kakhulu ngoba ethi mina uyabona ukuth ngifuna ibuze ukuthini... Thokoza Gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kusho ukuithi okwenzeka phakathi kwenu naye esaphila iyakwazi yonaingane yakhe kumele kube iyona ezoqondisa izinto ngoba iyazi konke

  • @cheerleadergirls8062
    @cheerleadergirls8062 2 ปีที่แล้ว

    Thokozani Gogo,mina ingane yami ihlezi iphupha umuntu ngangizwana naye owashona,uvela edlula eshesha eqcoke izingubo ezimhlophe. Ngelinye ilanga ingane yami yathi UBaba uthi ngikutshela ukuthi uyakukhumbula futhi uyakuthanda kakhulu.

  • @Supervisor2Xone
    @Supervisor2Xone 3 หลายเดือนก่อน +4

    Gogo please help...i always dream of my friend wo was murdered in 2015, recently i dreamt of him giving me a bottle sminorf vodka, 2red candles,2green candles..money silver coins mixed with notes..he was so smiling and friendly as always in my dreams

  • @mazwimgwebi1096
    @mazwimgwebi1096 ปีที่แล้ว

    Amen cc
    Ngicel'ukubuza ukuthi kanti kush'ukuthini ukuphupha umuntu engena ephuma eNkantolo, kuthiwa kunento ayishiya ku-wardrobe yasha khona uma kusha indlu(eseshonile) eyicala?

  • @poppymthabela831
    @poppymthabela831 ปีที่แล้ว +1

    Nami ngaphupha ababoncane wami ene viki ahambile wathi ngitshele ubaba ukuthi uhambe kahle ufikile ekhaya

  • @sindisiwembatha-p3m
    @sindisiwembatha-p3m 4 หลายเดือนก่อน

    Makhosi, ngijwayele ukuphupha uMa enginika imali. Katie ngake futhi ngamphupha ethi kimi kumele mangithola imali ngithenge back umuzi wakuthi owadayiswa. Ngifisa ukuthola incazelo

  • @viviangoldstone1828
    @viviangoldstone1828 2 ปีที่แล้ว

    Unjani gogo waze wamuhle
    Mina gogo ngiphuphe ugogo wami asadlula engaboni emhlweni ngabe kuchazani
    Ngyabonga 👏👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kubika ukuthi kumele nimuvule amehlo ngoba shukuthi kwasekukhona nokuhlushwa ngamehlo kuye nimususe ukugula kwamehlo

    • @viviangoldstone1828
      @viviangoldstone1828 2 ปีที่แล้ว

      Amen gogo angazi noma ungangi cebisa yin mele senze njani, angzi how can I contact you fo more clarity
      Thanks gogo 👏👏