ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Siyabonga ngolwazi. Ngicela usizo angazi ngingasizakala yini mayelana nokuthwetshulwa. kunelunga lomndeni elathwetshulwa kuyimanje abantu bayamubona ebsuku ehleli esangweni kodwa kade wangcwatshwa.
Siyabonga ukuchazelwa ngokubuyiseka komthebulo umuntu Uma bemthebula umbona ngani esaphila.
Ngiyanibingela Mpunga nomkhulu ngiyabonga ngalolwazi umuntu ufunda almost everyday.Thokoza 👏
Syabonga Mpunga for suggesting possible questions nakuwe futh Bhovungana for explaining them. This makes inkulumo yenu ibemnandi futhi ibe informative! Makwande Makhehla 🙏
Hi Bhovungane bengilalele ukuthwetshulwa komuntu kuyaqaqeka. Engifisa ukukubuza uyakwazi ukuqaqeka noma ethwetshulwe umzali wakhe ngiba kuyeke kuthiwe uma uthakathwe egcekeni kunzima ukuqaqeka
syabonga kakhulu ngolwazi ngicela ukubuza mina kwashona ubhuti wami ngo 2017 ngangimphupha kidwa muva nje akasaveli sdalo kimi ukugcina kwami ngamphupha evela ebumnyameni
Siyafunda kakhulu lay'khaya siyabonga 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
Hayi le itopic kade ndizibuza imibuzo ngayo. Ndiyabonga bantu abadala
Thokozani makhehla niyasifundisa.Amaphutha esiwayenzayo empilweni 👏👏👏👏
Siyabonga ngemfundiso yenu 👏🏾
Siyabonga Kakhulu mkhulu Bhovungane nawe Mpunga... Lemihlabelo (yezimvu) ezenziwa enkonzweni engeke ngayidalula lapha engabe yona uma nicabanga isho kuthini. Ngoba phela lehlabelo suke yenziwa khona kubo kamfundisi..? Siyabonga
Ngiyayazi leyonkonzo,basuke befuna ukikuthwebula ,imvu eyokukuvala ngci
Asibonge baba, kukhona enikuthintile la. Yini isizathu sokuqhiba imbuzi echekeni, sabona ismanga, kwamalume kushone umalumekazi. Kwaqhunywa imbuzi kwakhishwa inyongo nomsane, emvakwalakho yambelwa imbuzi. Umufi wagcontshiswa ngenyongo nomsane. Kusho ukuthini lokho, akazange achaze umalume ukuthi ukwenzelani lokho.
Siyabonga ngolwazi makhehla
IMPUUUUUUUUUNGAAAAAAAA 👑🤴🏿👸🏿👼🏿🙏🏿
Mpunga yesintu cela ukbuza ukuthi kusuke kunjani Uma uphuphe kukhona umuntu okubizayo Uma uphuma kudume izulu
Bayakuthakatha shame
Hei nakhuluma indaba enkulu nami bengigamphuphi ubaba wami ngamphupha kanye athi ucela ingubo zokuqoka ngathega angiphindanga ngamphupha ngakhuluma nomfwethu omdala ngamphupha ke futhi akangithethisanga kanjeh ngabuza omunye umama ngisayakhona njeh ngiyabonga ngokuthinta indaba engaka
SiyabuIeIa ngoIwazi enisinikezeIa bona , Bantu abadaIa .
Usisi womndeni wami wabekwa nalo ihlahla ethendeni ngo September
Angibingelele bo baba ngicela kubuza la uyshwelezela yini umuntu owashona athwele masekuthiwa unekinga phambili
Mina mpung angikaze ngimphuph umama washon ngama 90s
Ngiyayizwa inkulumo icacile, sibonge ngabe kuyenzeka ukuthi umuntu athwetshulwe ephila engashonile inyama yakhe ihlangene nomphefumulo kodwa ethwetshuliwe.
Nami ngyayfisa leyompendulo baba #Sibalikhulu
Mpunga yesintu no4baba uBhovungana nithinta isihloko esibalulekile kakhulu ngindlule kuyo lezinkinga 5 wabantu embdenini .Kumanje ngiphuphe usaziwayo kungumngcwabo wakhe kodwa kade abekwa. Unkosikazi wakhe ngimazisile ngesonto eliphelile.
Ngiyabonga kuyi mpungayesintu ngifundile okuningi kini
Sawubona Mkhulu. Ngicela ukubuza ukuthi umuntu othwetshuliwe ubonakala kanjani emaphuphweni? Uma umphupha umphupha enzani? Yingoba Ngiphapha ubaba wami emade kodwa engakhulumi nami, komunye ngiphuphe engcwatshwe emathuneni amnyama, kokunye esegugile abonakala egula futhi angasakhoni hlezi abuhlungu kodwa akakhulumi
Mina nginalimpelikhaya problem is bayazphikabazalingane zabo ezachitheka blaz zhlupha mina , mele ngmise kanjan
Ngyabingelela kwiMpunga nababukeli, syabonga ulwazi esiluthola la khathi zonke. Ngicela ukubuza la luchazani uqalo olude olufakwa ebaleni bese kuth phezulu lapha kufakwe umshanelo kusho ukuthini? Ngbonge nisazongphendula
Eiy eiy nakhuluma kwazwakala onezindlebe uzwile ngiyabonga mina
Ngyabingelela mpunga,mina bengiye kumelaphi wanghlolela wathi nginespoki okumele ngisilahle,athi angothenga amakhandlela agreen aw7 ngphathe amanzi olwandle,inkukhu emhlophe,nentoyam yokugqoka,ryt ngifike athi ngimlandeleke useyongsebenza siphume angise etoilet lakwakhe afike ahambise inkukhu emzimbeni kimi aqede athi ngigeze kumuthi ayesewfake endishini,bt igazi lami belingangtsheli nje ngimbuzek ukuth ngishiye lana yin mesengiqedile,athi ay angochitha,ryt ke sibuyel endlini athi useqedileke,ay ngiqale ngimbuze ukuth amanzi olwandle namakhandlela bekuyaphi kanti athi seksebenzile ngimngaleke aqede angnike awakhe athi angothandaza ngawo,elimhlophe eligreen neli blue...wangigcabake ngahamba kanjalo bt enhlizwen yam angiktholi ukthula ngento ayenzile,ngingasizakala kanjn
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Mina ngicela kubuza umama uhambe ngendlela engaqondakali akagulanga kwathiwa ushawe isilwane manje ngiyamphupha ekhala elambile efuna izimpahla zokushitsha elinye iphupho wavele wangitshela kuthi akaze ashone yena wathetshulwa manje angazi ngenzenjani ngicela ungisize
Ngifisa ning'size ngiba kuthiwa bakithi bathwetjulwa
Ngifa usizo nihlalakuphi.. Please
Nduna ka ndaba khehla lama khehla.
Ngiyasala kule yehlahla ukuthi kumele ulenzenjani uma senifihlile naqeda njengomdeni or njenge nhloko yekhaya kumele uligcinephi kahle kahle ngicela ukukhayiselwa lapho nje.
Lalihlonywa phezulu bafo emsamo yingakho kungelona usiko lwesintu ukuyokhuluma emathuneni kodwa kukhulunywa emsamo 🙏🏾
Camagwini xa funa uhlambulula abantu abathwetyuliwe wenza njani
🙌🙌🙌
Impunga ngath ikhuluma ngomuntu oke waba khona la ohlelweni layo nje!?
Yazi nje kungancon kuth siyamazi nathi singazifaki kuye athwebule izinhlanhla zethu
Iyinkinga lento ubaba ozalaya ushonwe 2016 ekhulumile ukuthi benespiritual wife bekacaza uthi Ubuntu wefamaly awafa banje inking manje belokhungiphuma eclean phezulu emoshele phansi/nangithi uyavuka ephalazela engathi uyaphila.manje basihamba siyabona bathu abafour basho into eyodwa uthwetshiliwe asazi solungisa kanjani
Impunga yesintu
Impungaaaa!
Impunga!!
Sanibonani bomkhulu ngibonga ukuqwashiswa Ngata komunye umuntu wathi mangize angimbule ingubo ngoba ngiwumuntu womkhulu hawu ngiyabonga hawu madoda
Ngizothanda ukuniphikisa la nithi khona umuntu othwebuliwe ngokwesiqu somzimba akabonakali no kuyenzeke uma kubuyiswa othwetshuliwe abuye ngokwesiqu somzimba sekwenzeke kaningi okunye ngizibonele okunye ngizizwele
Siyabonga ngolwazi. Ngicela usizo angazi ngingasizakala yini mayelana nokuthwetshulwa. kunelunga lomndeni elathwetshulwa kuyimanje abantu bayamubona ebsuku ehleli esangweni kodwa kade wangcwatshwa.
Siyabonga ukuchazelwa ngokubuyiseka komthebulo umuntu Uma bemthebula umbona ngani esaphila.
Ngiyanibingela Mpunga nomkhulu ngiyabonga ngalolwazi umuntu ufunda almost everyday.Thokoza 👏
Syabonga Mpunga for suggesting possible questions nakuwe futh Bhovungana for explaining them. This makes inkulumo yenu ibemnandi futhi ibe informative! Makwande Makhehla 🙏
Hi Bhovungane bengilalele ukuthwetshulwa komuntu kuyaqaqeka. Engifisa ukukubuza uyakwazi ukuqaqeka noma ethwetshulwe umzali wakhe ngiba kuyeke kuthiwe uma uthakathwe egcekeni kunzima ukuqaqeka
syabonga kakhulu ngolwazi ngicela ukubuza mina kwashona ubhuti wami ngo 2017 ngangimphupha kidwa muva nje akasaveli sdalo kimi ukugcina kwami ngamphupha evela ebumnyameni
Siyafunda kakhulu lay'khaya siyabonga 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
Hayi le itopic kade ndizibuza imibuzo ngayo. Ndiyabonga bantu abadala
Thokozani makhehla niyasifundisa.Amaphutha esiwayenzayo empilweni 👏👏👏👏
Siyabonga ngemfundiso yenu 👏🏾
Siyabonga Kakhulu mkhulu Bhovungane nawe Mpunga... Lemihlabelo (yezimvu) ezenziwa enkonzweni engeke ngayidalula lapha engabe yona uma nicabanga isho kuthini. Ngoba phela lehlabelo suke yenziwa khona kubo kamfundisi..?
Siyabonga