Ngitshontshana Nobabezala Akasafuni Siyeke. Uthi Angiyeke Ingane Yakhe.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 1 ก.พ. 2025

ความคิดเห็น • 593

  • @MbalenhlePortiaLuthuli-cq3ir
    @MbalenhlePortiaLuthuli-cq3ir 5 หลายเดือนก่อน +7

    Wakuncenga Waze wavuma unesibindi ccwami shuthi umuntu wakho ungamtsheli ukuthi ubaba wakhe uyakufuna okusho ukuthi shuthi nawe ubuvele umfuna mina ngyakholelwa ukuthi mawumuntu wesifazane mkele ubenesidima mina ngibona kuwena okhohlakele Lana cc angazi ukuthi Lana ufuna usizo oluthini ngoba Wena uyasphoxa

  • @BonnieMasina-rp3wb
    @BonnieMasina-rp3wb 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ubaba akazange ayithande njee indodana kwasekuqaleni 😭😭😭😭

  • @NonsindisoMngomezulu-r8e
    @NonsindisoMngomezulu-r8e 4 หลายเดือนก่อน +4

    Jehova ubufebe obunje wawuqhatha umuzi😢😢

  • @africanspirituality-gogonk8709
    @africanspirituality-gogonk8709 5 หลายเดือนก่อน +2

    Isolution iyodwa- hamba mntanomuntu. Uyekini uyogezwa ngemithi thizeni ungaphindi ubuyele kulomndeni.

  • @nompumelelokhubone3904
    @nompumelelokhubone3904 4 หลายเดือนก่อน +3

    Wangincenga Wangincenga Wangincenga wangithintathinta, Nam ngavuma angazi kanjani... Weeee sifebe uyanyanyisa shm

  • @NtombifuthiDlamini-l3v
    @NtombifuthiDlamini-l3v 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ngeke nikwazi ukuyokhuluma nobaba uzonihlaselisa ngezinkabi.Untombazana akayilungise yena ngokuthi amtshele ukuty akasamthandi futy makagoduke ayekubo😢😮😢

  • @WendyManjola
    @WendyManjola 5 หลายเดือนก่อน +2

    Umathezekhaya uCcy Salusubuya Jesu🙆

  • @UserB_Rohi
    @UserB_Rohi 5 หลายเดือนก่อน +2

    Uze uzoxova umuzi nje uxoshwe yin kini ungashadile??Yooh ay isbindi sakho syathusa but it will end in tears!!! nyenzisiza?amanyala for five full yrs??ngdabukela ingane iyzele ngale curse oyqalile nkos😢😢😢😢

  • @ThulaniEnock-c7i
    @ThulaniEnock-c7i 5 หลายเดือนก่อน +3

    😢sis Mani uyisifebe wena Mani hamba Kini uyofundiswa kabusha ekhaya Kini ufuze emdenini wakini Mani uyisifebe shem ngifisa ukwazi abazali bakho sikhohlakali ndini 😢😢😢😢

    • @SbongileMabaso-y5p
      @SbongileMabaso-y5p 4 หลายเดือนก่อน

      @@ThulaniEnock-c7i akungafakwa abazali ekonakaleni kwengane, akekho umzali othanda ukuba nengane yonakele, nawe nje uyakhuzwa kini

  • @mosasizodwa2023
    @mosasizodwa2023 5 หลายเดือนก่อน +2

    Uyafeba, hamba uyeke ubaba nomfana wakhe. Uyididi yimfazi 😢

  • @BonginkosiChili-g3r
    @BonginkosiChili-g3r 5 หลายเดือนก่อน +2

    Yey w Stheh umuntu wesifazane funeka azazi ukuthi umephi ngeke ugxeke umuntu wesilisa umuntu wesilisa udaliwe uyahala umuntu ovuma ushidi wenzeke umuntu wesimame abantu besifazane abayolungisa abantu besilisa ngekenje ugxeke umuntu wesilisa

  • @bathobelevitheka6349
    @bathobelevitheka6349 5 หลายเดือนก่อน +2

    Suthetha kakhulu bhuti go straight to the point

  • @sphephoKaLanga
    @sphephoKaLanga 5 หลายเดือนก่อน +4

    Isigcino salendaba ubaba uyogcina ambulele undodana wakhe ngoba embona njengeSPHAZAMISO KUYE

  • @jabunkosi451
    @jabunkosi451 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ubengcono bhuti 🙏

  • @SthaeNyathi
    @SthaeNyathi 5 หลายเดือนก่อน +4

    Sisi nguwe owabonisa ubabazala ukuthi uyisifebe, presenter urongo, indoda ayimsukeli umfazi womuntu ingabonanga ama signs obufebe. Usisi uyisifebe finish and klarr

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 5 หลายเดือนก่อน

      @Nyathi ndivumelana nawe into iqala emfazini kodwa nobabazala noko ebenhafanelanga ukuti wenze nje lula kanjalo ewe ma ebembone edliwa ngapandle ewe kulapo ke ebezokweleta amdle ngokwake

  • @bongingcamu2276
    @bongingcamu2276 5 หลายเดือนก่อน +4

    Ukuthi uyamthanda umfana kungakho kumele uphume bashiye bobabili ubaba uzombulala umfana wakhe ngenxa yakho phuma cc

  • @ThabaniNgobese-ty2yj
    @ThabaniNgobese-ty2yj 4 หลายเดือนก่อน +2

    Walalaaa😅😅😅😅 Jesus walalaaaaaa😅😅😅😅😅😅uyayisebenzisa into yakhe lomuntu wesimame yohooooo😅😅😅😅😅

  • @velaniwelcomemkhize4152
    @velaniwelcomemkhize4152 5 หลายเดือนก่อน +2

    Uyidunga muzi phinda kini ukuhlulile umendo

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 5 หลายเดือนก่อน +2

    Cha nsizwa ubabezala ukhohlakele kanti futhi nentombazane ikhohlakele . I ntombi lena ngoba akalotsholiwe makabuyele kubo lentombazane ngoba izodunga umuzi .

  • @gugumlaba6162
    @gugumlaba6162 5 หลายเดือนก่อน +2

    Cela uking zoso akphelezeele😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @zamatololubeluhle7947
    @zamatololubeluhle7947 4 หลายเดือนก่อน +3

    presenter ukhuluma kakhulu and thina sifuna indaba😂😂😂😂

  • @PettyMazibuko-e9k
    @PettyMazibuko-e9k 4 หลายเดือนก่อน +3

    Hawuu uyinja ntombazane fusegi sfebe buyela kini uhlaleleni emzini wabantu,Wena ungalala nengane yakho fusegi.

  • @franciscazikalala2269
    @franciscazikalala2269 4 หลายเดือนก่อน +3

    The damage that this woman made is too much. She must just stay there n face the consequences . Wawubasa uyawotsa.

  • @vumelanirichmanshongwe
    @vumelanirichmanshongwe 5 หลายเดือนก่อน +4

    Mara bhuti wayvala le inter view the very important question ungaybuzile "unaye yin umfaz ubaba"

    • @mothesia5332
      @mothesia5332 5 หลายเดือนก่อน +1

      yaz mara u bhuti ufuna sizwe yena mara yini

  • @LINDIWEDHLAMINI-w1n
    @LINDIWEDHLAMINI-w1n 4 หลายเดือนก่อน +3

    Waze wakhohlakala mntfwana wemfati😮

  • @nokwenzekamakholwa2480
    @nokwenzekamakholwa2480 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ayi kodwa cc ukhohlakele wa wucabangani 😢😢

  • @ThuthukileMaphoto
    @ThuthukileMaphoto 5 หลายเดือนก่อน +46

    Pack your bags a live that family alone hamba iyafeba phambili .

    • @sphephoKaLanga
      @sphephoKaLanga 5 หลายเดือนก่อน +6

      @@ThuthukileMaphoto true my ccster,thina esabuka iBold and the Beautiful Lo Gil uwuBrook kulomuzi 🤣🤣🤣🤣😂

    • @florencenhlapo5925
      @florencenhlapo5925 4 หลายเดือนก่อน +1

      Iskhohlakali eskhulu nguwe

    • @MtimkuluDywili-d4p
      @MtimkuluDywili-d4p 4 หลายเดือนก่อน

      Makahambe😢😢😢 ukhohlakele

    • @sphiliselenkosiprincess
      @sphiliselenkosiprincess 4 หลายเดือนก่อน

      ​@@sphephoKaLangausumdala ngempela ngiyacabanga neqolo seliyakuphatha😅😅

    • @sphephoKaLanga
      @sphephoKaLanga 4 หลายเดือนก่อน

      ​@@sphiliselenkosiprincessluthoke cc ukube uyazi if ungangibona ungathi I'm 32 I'm fresh and Strong😂😂

  • @ProjectsForyou-d7g
    @ProjectsForyou-d7g 4 หลายเดือนก่อน +2

    Hamba ubuyele ekhayakini wonile. Ku Nkulunkulu nase ndodeni yakho

  • @NontandoSpeyitana
    @NontandoSpeyitana 5 หลายเดือนก่อน +2

    Yhoooo kaze utatazala ufika kanjani kwi girlfriend yonyana wakhe hay hay angathi akuhambanga kahle

  • @kattyndlovu6122
    @kattyndlovu6122 5 หลายเดือนก่อน +3

    Unesbindi ntombi yoooo ngiphelelwa ngamagama ..

  • @eliasmaponya7063
    @eliasmaponya7063 5 หลายเดือนก่อน +2

    I can't blame you at all, most men are sharing wives with their fathers 😭😭😭😭 very painful story indeed

  • @sibongilelinda9958
    @sibongilelinda9958 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ingoba wayekubona vele ukuthi uyisimuka nandwendwe sikanondindwa

  • @Cazza321
    @Cazza321 5 หลายเดือนก่อน +2

    Wena ntombazane uyi DUNGAMUZI nje i think nice umamezala Wahoo?????

  • @ZeineMakhedama
    @ZeineMakhedama 5 หลายเดือนก่อน +3

    Wawuqhatha umndeni awu kodwa mantombazane kanti thina sikanjani ukhumulela ubabezala

  • @sibusisotembe2988
    @sibusisotembe2988 4 หลายเดือนก่อน +2

    Ayikho into engiyizonda njengobufebe angazi mengingenza njalo mengoba imina othandana nalosisi uma kukhona umuntu okushelayo kumele umazise umuntu wakho ukuthi uyashelwa ngoba othandweni azifuneki izimfihlo.

  • @SithabisoNdhlovu
    @SithabisoNdhlovu 4 หลายเดือนก่อน +2

    😮Yazi uzobulalisa abantu

  • @BalungileCele-sn5lo
    @BalungileCele-sn5lo 4 หลายเดือนก่อน +3

    Ngyesaba la kuzoqhuma isbhamu kufe umuntu..cc goduka uphinde kini..uqhatha umndeni..

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 5 หลายเดือนก่อน +1

    Bayeke bobabili cc ushiye umndeni nge ngothula vele usubathele ngehlazo🖐️

  • @sbusiemjwara996
    @sbusiemjwara996 4 หลายเดือนก่อน +2

    Wiii ntomboooo uhlule😮😮uhlegelwa ipeti straight cc wami ai abakuyeke sies

  • @Lindani-yf5hd
    @Lindani-yf5hd 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ayy umuntu omnyama uyinkinga ncwadi engafundeki

  • @Zandilesandra062
    @Zandilesandra062 5 หลายเดือนก่อน +3

    Awuzithandi cc awunaso isimilo uxegelwa isikethi ubufebe bodwa nje😢

  • @UnqambothiMarketing
    @UnqambothiMarketing 5 หลายเดือนก่อน +1

    Kuyacaca ukuthi INDODANA isiyabuya manje!!! Imibuso iyavukelana; ubaba uvukela indodana 💔💔💔

  • @SakhileCebekhulu-b4o
    @SakhileCebekhulu-b4o 10 วันที่ผ่านมา

    Wemfoka Ngobese labantu bobabili bonakele nje, kodwa ngiyibhekisa kulobaba kakhulukazi, njengomzali ovele waphenduka isonakali sedimoni. Umfazi ufana ncamashi nengane, ukhohliseka kalula

  • @SiphiweSiduli-cq8jd
    @SiphiweSiduli-cq8jd 5 หลายเดือนก่อน +3

    Nathintana 2 sec nalala khonapho khonapho kathwele ubabazala lo? Phela izithwalo zibaphambanisa amakhanda😂😂😂😂😂

    • @nondumiso2127
      @nondumiso2127 5 หลายเดือนก่อน

      @@SiphiweSiduli-cq8jd ngisola isthwalo mina ngeke phela doing such a ting with normal minded 🤞🤞🤞

  • @MadodaGama
    @MadodaGama 4 หลายเดือนก่อน +1

    uyinkunzi yesifebe, udinga isihoko ntombazane ndini

  • @ZonkeNkwanyana
    @ZonkeNkwanyana 5 หลายเดือนก่อน +1

    MM Ngiyalazi lelizwi mmm Khohlakele oooooh Hambekhaya yoyalwa ooo

  • @nelisiwengobese548
    @nelisiwengobese548 4 หลายเดือนก่อน +3

    Ngane awulutho shiya phansi umfana nendodana . Isigcino uzolala nezinja zakhona

  • @nokulungainnocentia2697
    @nokulungainnocentia2697 4 หลายเดือนก่อน

    Lubambuhlelo bhutiwami wena uzalwa Nathi Ngobese ayakuthanda amaNgobese❤❤❤❤❤❤❤

  • @NosiphoNtshayisa
    @NosiphoNtshayisa 5 หลายเดือนก่อน +3

    Uphi unkosikazi KaloBaba vele

  • @HlengiweZwane-i8b
    @HlengiweZwane-i8b 5 หลายเดือนก่อน +2

    Sicela uzame ukunqamulela mawukhuluma bhuti ulwenza lubore uhlelo

  • @ThokozaniKhoza-f3j
    @ThokozaniKhoza-f3j 4 หลายเดือนก่อน +2

    Uyabheda mr presenter ngoba uyancetheza uvikela isfebe

  • @NtombifuthiMchunu-o8s
    @NtombifuthiMchunu-o8s 4 หลายเดือนก่อน +1

    Yooo cc😮umkhumulela kanjan.ubabezalawakho.nesbindi.cha buyelekhaya zobulalisa ingan nobaba..😢😢

  • @nonhlanhlakheswa8932
    @nonhlanhlakheswa8932 5 หลายเดือนก่อน +1

    Uphill umaqumbane🎉🎉

  • @BuyiXaba-eg2sn
    @BuyiXaba-eg2sn 4 หลายเดือนก่อน +2

    Sies doti amanyala lawa owawenza 😎

  • @NompumeleloKhomo-n4o
    @NompumeleloKhomo-n4o 4 หลายเดือนก่อน +1

    Phuma nje kulomndeni usumoshile ngeke kusalunga Baba nendodana

  • @AyandaDlamini-bw7pz
    @AyandaDlamini-bw7pz 5 หลายเดือนก่อน +1

    Hawu ihlazo😮

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 5 หลายเดือนก่อน +2

    Hamba dumba sban ban😂😂 kodwa ubaba cha urongo nokuba umfazi ebeyini kodwa urongo ubabazala and asikhulumi ngababa nje sikhuluma ngobabazala

    • @SbongileMabaso-y5p
      @SbongileMabaso-y5p 4 หลายเดือนก่อน

      @@Sjadu71 oyi owner lamatekisi kwakuyolunga menqaba,umemala manje kobanjani kubo bonke,ngathi nenkan ikhona la,abantu besfazane bayamangaza ngokungasekani ungenze ezicathulwen zomunye,thina la e NKR kufelwa ubala osomatekisi abanye abazwile

  • @Phindile-c2i
    @Phindile-c2i 4 หลายเดือนก่อน +1

    Good wakhuluma qiniso inina Eliza kuthina niscenge nisthembise nayhi sivumr
    But ekugcineni siba senkingeni s ibizwa ngamagama inina bantu beslisa

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 5 หลายเดือนก่อน +1

    Cha ugula ngempela tdy uyabonakala umthuthu ngathi ubudlala eshlabathini😂😂😂😂😆

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 5 หลายเดือนก่อน

      Kodwa yin😂🤣😂

  • @zamajila8209
    @zamajila8209 4 หลายเดือนก่อน +1

    Yes vele asisamnaki oshelile coz amanye amadoda awandaba nokuthi uyintombi kabani noma ungumfazi kabani laba bashela ngisho ubest friend wakho Osaka nodadewenu,bushela kwadadewenu baze balalane kuzaliswane so asisenendaba nabo ngoba vele sesyabazi ukuthi hlezi becabangela imphambili yabo futhi nje masebevukelwe kwangqondo ngathi azibe sisasebenza so ithina bantu besfazane ekmele silesabe ihlazo sibe nesmilo

  • @55168
    @55168 5 หลายเดือนก่อน +1

    My favorite presenter 💕

  • @MpendleSomnandi
    @MpendleSomnandi 5 หลายเดือนก่อน +2

    isifebe nje le

  • @zodwamagwaza-rk5jr
    @zodwamagwaza-rk5jr 3 หลายเดือนก่อน +1

    Ukhohlakele ntombazane kwakungamele uvume.Yena ubaba ufuna asekulethelwe akazisheleli ngani ngaphandle

  • @nondumiso2127
    @nondumiso2127 5 หลายเดือนก่อน +1

    Cha booo umuntu owafika neyithwalo la emhlabeni nkosi yami 😭😭😭

  • @SandileNdlovu-z3o
    @SandileNdlovu-z3o 5 หลายเดือนก่อน +3

    Weaknesses yakho sfebe nonke bafazi niweak😮😮😮😮

    • @SnethembaNtombela
      @SnethembaNtombela 5 หลายเดือนก่อน

      Ngasho ukuthi nonke hhayi bo

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 5 หลายเดือนก่อน

      Hawu sonke manje,Sandile Mfo.🙊awuu Jesu sathwala...

  • @SifisoMchunu-uj6vi
    @SifisoMchunu-uj6vi 4 หลายเดือนก่อน +1

    Aibo uthwele loyobaba khonizifungo azigcinayo ngalawomanyala ei ngoba namantombazane mmmmm

  • @PhumlaniNtuli-k2f
    @PhumlaniNtuli-k2f 5 หลายเดือนก่อน +4

    why nizifihla ngoba vele niphinde nizichaze ukuthi ningobani..?

  • @tenelenondumiso
    @tenelenondumiso 5 หลายเดือนก่อน +1

    Syofa sazi bafazi 😳😳🙌🙌

  • @phililekhumalo6175
    @phililekhumalo6175 5 หลายเดือนก่อน +2

    Yoo ayi sekusemaphethelweni omhlaba

  • @nomthandazonxumalo4523
    @nomthandazonxumalo4523 5 หลายเดือนก่อน +1

    Kanti kwakhala nyonini kubantu besfazane Mzansi Africa bayaphoxa strong sashonaphi ismilo kubona mina angyazi ibizwa ngokuthini lentooo engiyizwayo...ubabezala esbayeni esisodwa nondodana bahlanganyele ngyababaza🥱 kuboliwe ke tjoooo manje emhlabeni yini leee😮

  • @MarcusMaphumulo
    @MarcusMaphumulo 3 หลายเดือนก่อน

    Uxabanisa umndeni 😢 and bazobulalana ngenxayakho yini ungavele uyodayisa ngomzimba ngoba uthandakakhulu ukulalwa😊

  • @NkululekoGxilishe
    @NkululekoGxilishe 5 หลายเดือนก่อน +1

    Eiy KwaZulu utata utyelwa unyana🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @melusindlangamandla9166
    @melusindlangamandla9166 5 หลายเดือนก่อน +1

    Impi isukile kuloya-muzi!!! 😢😢😢

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ilezigubhu ezenza abantu baziphathe ngalendlela engajwayelekile uma emthanda umfana uvume kanjani ukulala nekhehla , bayabhebhisana noma bathandana nekhehla aluqonde ulimu esfebeni😮😮😮😮

    • @nondumiso2127
      @nondumiso2127 5 หลายเดือนก่อน

      @@sibonisocharles5369 maluqonde ulimu esfebeni sale sewubuya nkosi jesu 🤦🤦🤦

  • @UserB_Rohi
    @UserB_Rohi 5 หลายเดือนก่อน +3

    Awkhathali nje?ulalwa amadoda awu2 kanye kanye?uwuxovile sis umndeni.mabebulalana la uyojabula yin?waze wayvula indlela enesqalekiso

  • @VusumuziShabalala
    @VusumuziShabalala 4 หลายเดือนก่อน +1

    Wisfebe kodwà nawe nobabezala oyinja,angikhulumi nokukhuluma nentombi kabafo ngoba akukho okunghlanganisa nayo,wena ubhebhana nobabezala nja both of you nizosha nxaaa

  • @SebenzileNkambule
    @SebenzileNkambule 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ubabezala unenkinge serious bafetsu singamsola nje makoti kepha sikbonile kanengi ngoba siphila neynkinga zabantu langaphandle

    • @SibongiseniZuma-i8k
      @SibongiseniZuma-i8k 5 หลายเดือนก่อน

      Nokuba e wrong usisi kodwa lobaba uyindoda engcolile mhlawumpe wasebenzisa umuthi nje ngoba njengoba enama taxi cishe waqalakhona e renk,and ziyawushaya umuthi izinsizwa ema renk

  • @virginiandaba9610
    @virginiandaba9610 5 หลายเดือนก่อน

    Sacela ungichazele ngosbushebushe 🙏

  • @MphoNkolele
    @MphoNkolele 4 หลายเดือนก่อน

    My brother upholile nge gama lika Jesu🙌🏻🙌🏻🙌🏻

  • @FezileSimphiwe
    @FezileSimphiwe 4 หลายเดือนก่อน +1

    Mina ngbhorwa ipresenter shem ngathi lihleze ligodola nje 😭 ngabe imnandi leshow ukube khna umuntu ophapheme kuyo

  • @Turftech-xt4rt
    @Turftech-xt4rt 5 หลายเดือนก่อน +2

    Ubaba yena akanamfazi kanti wahlabela ngane yakhe

  • @MpendleSomnandi
    @MpendleSomnandi 5 หลายเดือนก่อน +3

    nalobaba umudla kanjanja ln umakoti

  • @PromiseNgobese
    @PromiseNgobese 4 หลายเดือนก่อน +1

    Ubaba akanaye yini umfazi yo kwanzima cha akahambe u sisi akukho okusazolungs

  • @SphiweGumede-uv3iq
    @SphiweGumede-uv3iq 5 หลายเดือนก่อน +3

    Ei uyawkhuluma undendende lomfo akahlal odaben shid man

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 5 หลายเดือนก่อน +1

    Vele kukhona ozolimala lana ,ukuze kubekhona ukuthula usisi makabuyele kubo angagijimeli ibhodwe eliconsayo..ngoba mayebuyela kubo isoka lakhe ekungubaba womntwana uzokwazi ukuba amuvakashele. Ngoba ngampela uma engabuyeli kubo uzovele akhulelwe ngoba ubabezala uyawazi amakhambi azokwenza intombi ikhulelwe.

  • @SmangeleNjapha
    @SmangeleNjapha 4 หลายเดือนก่อน +2

    Awuziphathanga kahle ntombazane,hamba kuleyomuzi ngoba uzobulalisa ingane yomfazi.kahle kahle uqhatha umndeni,uyislima ufana nenja elawa ingane yayo .hamba ujubalale ungaphinde ubheke emuva

  • @cynthiashezi3418
    @cynthiashezi3418 4 หลายเดือนก่อน +1

    Mmmmm kwaze kwanzima emhlabeni liyabhubha izwe 🙆‍♂️

  • @NOWINILENCAPAI
    @NOWINILENCAPAI 5 หลายเดือนก่อน

    Hai Hai aybekezeleki le yenziwe hulomama nobabazala, Wafa umuzi ngenxa yesifebe

  • @NelisiwewitnessNkosi
    @NelisiwewitnessNkosi 4 หลายเดือนก่อน +4

    Mr Presenter uxoxa ka khulu ehlisa ekuxoxeni

  • @SiphiweMchunu-sr1dz
    @SiphiweMchunu-sr1dz 5 หลายเดือนก่อน +1

    Ubaba wakhe ngempela ngempela ngempela kodwa mhlampe kukhona akwaziyo lobabezala

  • @NqobileKhoza-fb1kk
    @NqobileKhoza-fb1kk 4 หลายเดือนก่อน +2

    Wenza amanyala cc bazobulalana🤞

  • @mfuphimabhungu2180
    @mfuphimabhungu2180 5 หลายเดือนก่อน +2

    Into engiyaziyo ngabantu besfazane isgebengu uyasbona nje namehlo aso ayazikhulumela

  • @anathi_nh
    @anathi_nh 5 หลายเดือนก่อน +2

    Wadalinkinga dadewethu zukhumbule umntu wesfazani wuyena ophethe ukhiya bekumele unqabe ukuthandana nobabazala bhekamanje umqhathe noyise awucabangi ukuthi sebengabulalana na icebo wena hlukana nabo bobabini yoziqalela impilo entsha kuze kusinde umyeni wakho ngiyabonga

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 5 หลายเดือนก่อน

      Kuzophuma isdumbu la

  • @GaneVika
    @GaneVika 5 หลายเดือนก่อน +2

    Sfebe nje lesi,phuma kulowomuzi mkhulu monakalo owenzile ayikho into ezolunga phuma nje

    • @GauweMashiloane
      @GauweMashiloane 5 หลายเดือนก่อน

      I love you COMMENT ❤

  • @sifisocmyeni1742
    @sifisocmyeni1742 5 หลายเดือนก่อน +1

    Abanye abantu they just represent amanyala

  • @SnethembaMchunu-z6s
    @SnethembaMchunu-z6s 5 หลายเดือนก่อน

    Kuyafana sisi noma ungaphuma kubabezala uzophinda Futhi ufebe nabanye ngoba uyisifebe vese kodwa uzofa kabuhlungu ekugcineni ngento oyenzayo 😮

  • @WonderMnguni
    @WonderMnguni หลายเดือนก่อน

    Bhalela u King Zoso Cc

  • @bafanaprince2327
    @bafanaprince2327 5 หลายเดือนก่อน +1

    Babazani inhlazo lafa izwe

  • @AlfredMsane-bl9qv
    @AlfredMsane-bl9qv 5 หลายเดือนก่อน +1

    Umakoti washaywa ngeskhahlamezi nangodumba sbumbu .Igangile legenge engama taxi owner.Sometimes kuyenzeka ukuthi kusebenze kakhulu intelezi yokuzivikela njengoba sazi ukuthi ema renk akukho ukuthula.Usisi kumele esiwe enyangeni walekwa intelezi

  • @joyceskosana5048
    @joyceskosana5048 5 หลายเดือนก่อน +2

    Kuzofa abantu lakhona sisi wawubhidla umndeni suuuuuka