@SanelisiweNcube-n7t I wish the Justice system intervention also intervene fairly...I will stop at that, as I don't want us to spoil the positive vibes we have on this matured soul...
I'm so proud of you Baba wami ngoba Uma uxoxa kuyabonakala indala lento Syabonga awukhiphanga mphefumlo iyindoda emadodeni kantike futhi ucele Indoda emadodeni ukuthi ikuxazululele loludaba ngyathemba uThuleleni uzokusiza uzothe ubulungiswa all best Thank you #Thuleleni I Trust you 🙏🙏🙏🙏
Don't worry if it affects man no one cares but if affects women's it everybody problem and mizing the outcry of man. Because no one listens to mans outcry they are left with no choice but to decide for themselves forgetting consequences
@Bongani Gender is a social construct. The problem is that many of you are conflating sex and gender. sex chromosomes, differ between males and females. The Y chromosome is present in males, who have one X and one Y chromosome, while females have two X chromosomes. Identifying genes on each chromosome is an active area of genetic. A man born with a penis cannot be a woman which brings in this Marxist Gender Ideology that we seeing today.
People need to learn to walk away. Women walk away all the time, sometimes they stay even if indoda imithisile. We cannot entertain GBV, there is no excuse for it. Walk away if umuntu ekuxaka
Ngokubuka kwami lobuqili balonkosikazi usuka nabo ekhaya😮😮 Kuyahlekwa noma kufiwe ,kodwa baba wabekezela kakhulu Amadoda angaphezu kuka 10😂😂😂😂semaningi too much
I salute you baba you're very strong mina ngeke ngikhone ngabe yimi kumanje ngabe ngisemakhazeni naye unkosikazi nezingane, but umthetho weSouth africa uyabheda bekufanele bemsize ubaba kulenkinga
Ubesebenzela wona angithi amavezandlebe, if unomuntu osebenza kude kini uzo understand ukuthi abavakavakashi isikhathi esiningi something NGO December ababuyi. Amasosha for example amanye kuphela 10 years bengabonani nemindeni yabo because basuke be deploywe kude okungelula nokuthi ubuye ekhaya
Tjooo lo baba u strong nje futhi kuyashisa kuthi wayemdlisile lomama yikho nje ebesahlelinaye nakubo babesilahla lesi sfebe sikamama yazi abasekhwenilakho baba basazohlupheka uthi abakwakhise umuzi bona bayakubulala
Kodwa isfebe wasixolela kanye , usuke usuymbele owakho. Sorry baba at your age kfuze ukube comfortable, uyphumulele. May you find comfort ezandleni zika Nkulunkulu, akulwele futh nalempi ❤
May God restores to you baba Ndimande all that the locust has eate n. May He restores all that the enemy had stolen from you my good sir Mr Mlungu Philip Ndimande...
What a waste of a good man bakithi. May God protect you Baba. Actually you need to run to Christ ngoba u are in danger.This is the most painful story I have ever heard. U Baba ulahlekelwe yokho konke.
This man is Deep. The maturity and stability in this man is something else. The True God will definitely intervine.
@SanelisiweNcube-n7t I wish the Justice system intervention also intervene fairly...I will stop at that, as I don't want us to spoil the positive vibes we have on this matured soul...
May the Law take its course aaayi bo .. what is this ngeke ...umuntu lo owenza kanje
Senikuqiniseke ngani ukuthi he's mature and stable ningakoluzwa oluye uhlangothi???
Udinga luphi uhlangothi laaa ngoba lomfazi yiqola ukhuliselwe yilendoda amavezandlebe awu 5
@gugublake911 isiqiniseko sami sokuthi u matured ubaba kusukela ekutheni umsebenzi ebewenza, ngokusho kwakhe ukuthi ubeyisotsha, futhi akwazi ukuzithoba emva kwezehlakalo ake abhekananazo noma abhekananazo
I'm so proud of you Baba wami ngoba Uma uxoxa kuyabonakala indala lento Syabonga awukhiphanga mphefumlo iyindoda emadodeni kantike futhi ucele Indoda emadodeni ukuthi ikuxazululele loludaba ngyathemba uThuleleni uzokusiza uzothe ubulungiswa all best Thank you #Thuleleni I Trust you 🙏🙏🙏🙏
Nathi sathuka ndlela owazithoba ngayo ubaba ekben ubeyisosha
Baba ,wawuvele ungene emzini ongalungile, wawungasafanele ukushada nalomuntu, kubole yena, kubole family yonke yakhe, umukhwe, umkhwekazi nendodakazi yakhe!!! Waqondana nezimbila zeluka!!!
Kunjalo kubolile
As long as the people don't look deep into the root cause of these gender based killings they will never end.May God pls protect this old gentleman.
Don't worry if it affects man no one cares but if affects women's it everybody problem and mizing the outcry of man.
Because no one listens to mans outcry they are left with no choice but to decide for themselves forgetting consequences
@Bongani Gender is a social construct. The problem is that many of you are conflating sex and gender. sex chromosomes, differ between males and females. The Y chromosome is present in males, who have one X and one Y chromosome, while females have two X chromosomes. Identifying genes on each chromosome is an active area of genetic. A man born with a penis cannot be a woman which brings in this Marxist Gender Ideology that we seeing today.
People need to learn to walk away. Women walk away all the time, sometimes they stay even if indoda imithisile. We cannot entertain GBV, there is no excuse for it. Walk away if umuntu ekuxaka
@ BonganiNgwane, ngivumelana nawe root cause iyaziwa kodwa kuvikwa ngezithupha. Kusazoshuba kule gender if they don't change lokonakala
Wena mdu ugangile naye uyazbala kulamadoda awu 10
Baba you are very strong and God is gaiding you the ancestors is looking after you
Ey bakithi, amanye amadoda athwele kanzima eMzansi. Syabonga ngezintlelo ezifana nabo Thuleleni🙏
Ujulile ubaba, uqeqesho lwe Special Forces is top notch
He is Deep... I salute
Please help this man Thuleleni. He cannot loose more than what he has already lost.
Cha baba ufundisekile kungaphezu kwamandla umthetho uma usebenza mawudlale indima yawo ngeke kunzima ubungaganiwe wahlangabezana nomuntu ozithengisela ngomzimba hhayi ukugana😩😭😭
Lendoda yenza iphutha kwasekuqaleni. Kwangafanele ashade lomfazi. Time and time again lomfazi obeziveza ukuthi uyiqili. Engathi inkosi ingaba naye ubaba. Kuzolunga mkhulu❤
Inkinga uthando luyenye into but ngyakuzwa
Baba mdali akuvikele ngegama lika Jesu amen
Hawu baba Ndimande waze wangizwisa ubuhlungu....waze wayusifebe umfazi
Sewulizwile olwakhe uhlangothi mama njengoba usumbiza ngesfebe??
Sisde lantoni umfazi efebile@@gugublake911
@@gugublake911 nawe futhi sifebe esiwu Gugu
Angeke kusashintsha vele lomama ebekhebelesha
Baba you are so strong and true love for so many years,put everything to God,God will provide
Awu, Madoda. "Wena mfana ngoba uyandihlonipha, uyakuhlala usesendeni lam" Powerful
Uyabona uma amadoda enganikwa amalungelo ksazoqhubeka ukbulawa kwabantu besfazane aksiwona wonke amadoda afana nobaba uNdimande kungenjalo ksazofiwa syaxhashazwa thina madoda😢😢😢
Ungasho ulphinde bafo🤔
Eish ubufebe into yakudala Jehova
Ey kunzima but obamanje ubufebe budla lubi
Kudlaliwe ngoBaba 😢😢😢 abanye abantfu soze bewubone umbuso wezulu🤞
Mina angeke ngivume Umame enze into enjena noma ngabe kuthiwa Akangizali lowo baba
Nami nkosyam asoze
Eyiii 😢
Nami ningfake lapho asoze🤔
Washada nengilozi yobumnyama phephisa Baba kuzolunga 😢
During Integration he trained us Potch North West
Ewu Bhuti sewuzwa ubuhlungu dewumbona ethwele ubunzima obungaka
Ikinga kababa yabasekuqaleni yokuvumela umfazi efebile , alithethwa icala lomfazi ofebile 🤞 5 wezingane wadlala ngalobaba lonondindwa , Mina lizaxolela shemu ngangiyakwenza okuyi phathinyana kwami dubele kwasani
Ngokubuka kwami lobuqili balonkosikazi usuka nabo ekhaya😮😮
Kuyahlekwa noma kufiwe ,kodwa baba wabekezela kakhulu
Amadoda angaphezu kuka 10😂😂😂😂semaningi too much
Kunzima lo Mnumzane inhliziyo iyakwazi ukubekezela izingane zibe ngaka ngapha nezinto zakhe uyabhayiziswa still usabekezela ay mina ngeke
😂😂😂😂
Ngempela babolile ekhweni lalendoda
Kunzima kkkkm yooo
Ayi ubaba ubebanjwe ngomuthi o very strong kodwa une dlozi eliphilayo
Not always umuthi, sometimes it's the mind
Kwesinye iskhath akulona idliso kodwa uthando lukwenze islima
@@MaphumyMiyaKunjalo nje MaMiya abanye abantu bafuna ukwenza izinto zisebenze in the face of an obvious failure which is sad😢😢
@@siphamandlamkhize9766👏👏👏
The real leader the strongest man on earth
Othandweni ngena uma uzazi ukuthi ustrong yeses😢
Uqinisile mft
Hulumeni ngenelela amadoda ayahkukunyezwa ngabantu besifazane awanakiwe futhi awanawo amalungelo, akekho umuntu ongayimela lento,ekugceneni kusolwe abantu besilisa😎
Iqiniso..abantu besfazane bakhohlakale
Wamosha ngokumxolela kokuqala I hope indodakazi yakho izokuseka 😢 usemoshe ngokukuhlanganyela ngezingane futhi kuyingozi lokho
GBV seems to really favor thina bantu besifazane. GBV societies really need to start attending to Men issues too.
Ngoba ngampela amanye amadoda ahlukumezekile sham
Kubuhlungu kakhulu lokhu. Qina baba Ndimande 🙌 UThixo uzakuphendulela.
Ncese baba ,abanye omama bayigebengu umendo utholwa ,onondindwa abantu besifazane abafuna ,umendo ,abawutholi kodwa ,izifebe ziyawuthola ncese baba kubuhlungu okwakeehlela
Izibefe zinethonya kuvele kube sengathi ungasithatha kube esakho
😂😂😂..Maye@@xolanimpanza9930
Lomama ufanele ukuhlala ehlathini akuyena umuntu lobaba hayi uyabekezela sham ngeke sekuningi kakhulu baba God bless with your heart
Kwaze kwanzima baba, umfazi ukulethela amalongwe nje!!! We Jesu!!!
Kodwa Jehova ngaze ngabuhlungu ngoBaba, engathi angabuthola ubulungiswa 🙏
Awa appreciate amanye amakhosikazi adakwa umbuso tjo uThixo akusize baba uzalwe kabusha uphile impilo entsha🙏🏽
Amen 🙏🙌
Cacukuba apha kwa Mkhwanazi ningabantu abadalelwe ukunceda abantu, uSomandla akusikelele akukhusele akuphe namandla okuqhubeka uwenze lomsebenzi umhle umkhulu kanjena 👏👏🙏❤
5 pho😳😳😳 nokundinda ngiyakwazi 🙅🏾♀️🙅🏾♀️ okunje sekuhlule. Waganwa uJezebel wasemhlabeni 🤞🤞
🥵🥵🥵
Udoti wanondindwa
😢😢 ukhohlakele Yaz yooh
Strongest man ❤noma kunzima baba thuleleni sicela nizame asizakale siyaz anejlulwa
Hayi hayi cha awuganiwe baba vele nje uyeke sengifisa ukumbona mina lomama😢😢
Awu baba, wathatha umfazi waseSamariya!!!! Shwele Ngilosi!!!
Eish! Ayahlupheka amadoda eSouth Africa, lomthetho ukhweza abafazi emakhanda amadoda. Yingakho kungeke kuphele ukubulawa kwabesifazane & if kungabhekwa bazophela abafazzi ngoba umthetho uyenzelela🤞💔
Justice Must be serve to this man… Yazi it’s painful after ukubekekezela kwakhe waphinde waxola still basamenza doti 😔
I salute you baba you're very strong mina ngeke ngikhone ngabe yimi kumanje ngabe ngisemakhazeni naye unkosikazi nezingane, but umthetho weSouth africa uyabheda bekufanele bemsize ubaba kulenkinga
Ohhh inhliziyo kababa enhle nokuthanda umnden wakhe kodwa sebemjikele 😢akumnandi lomama uzilandela iziqalekiso nangabo abantwana bakhe
Baba plz ugade bangakubulali. IMPILO YAKHO ISENGOZINI. Awu kodwa uBekezela , awu Jehovah ngenelela boo . . Uthwele Mkhulu, ngifikelwa usizi, nezinyembezi . uma ngikulalela.
Ngabe kudala ngaydonsa iTrigger cha uStrong Gcwensa🙌🏽
Nkosiyami ngicela uvikele Lobaba umuqinise kulesisimo akabhekene naso
Mmmh cha waze wahlukumezeka Lo baba nkosiyami😢😢😢yooooh
Hai bo amavezandlebe awufayifi pho ubaba ubesebenza engabuyi yini kanti yena 💔💔💔kunzima esathafrika 🇿🇦🇿🇦🇿🇦🤞🤞🤞
Ubesebenzela wona angithi amavezandlebe, if unomuntu osebenza kude kini uzo understand ukuthi abavakavakashi isikhathi esiningi something NGO December ababuyi. Amasosha for example amanye kuphela 10 years bengabonani nemindeni yabo because basuke be deploywe kude okungelula nokuthi ubuye ekhaya
Hayi kodwa nawe baba Ndimande lunge kakhulu,amathanga ahlanzela abangenamabhodwe ngabe wazitholela mina
🤣🤣🤣
😂😂😂😂😂abawathengi ngani lab abangenawo
😂😂😂😂 Sis Thembi usho ukuthi wawungazithathela uBab Ndimande ?
Savelelwa amaVezandlebe baningi abathi banezingane kanti amavezandlebe wodwa😜🚮
Uzalela ama government official's kuphela lomama
😂
Lol😂 yebo
😂😂😂
It's so sad of what this man has gone through.
It's unbelievable what I am hearing here.
Baba kwaze kwazwela bakithi aish.ibuhlungu lenkulumo engiyizqayo bakithithuleleni sizani ubaba nkosyami.koda mama uzale amaveza ndlebe.angaka weè waze wadelela gogo awuuuuu nkosi
Noma ngabe kwakuyindlala yenkonzo ngoba ubabekude kodwa unehaba lomama azale ezingaka pho😢
Tjooo lo baba u strong nje futhi kuyashisa kuthi wayemdlisile lomama yikho nje ebesahlelinaye nakubo babesilahla lesi sfebe sikamama yazi abasekhwenilakho baba basazohlupheka uthi abakwakhise umuzi bona bayakubulala
Siyabonga Shamase ngalolu hlelo lakho, lobaba uqondene nesifebe
Iyoooo ubaba ubhekene nengadla ...lomfazi ululaza isthunzi sabafazi...sbonga inhliziyo kababa angabulalanga konke nje ngoba kuningi abhekene nakho.....UPHOLE baba❤❤❤
Lomfazi uzokufunela izinkabi, bhasobha baba
Kakhulu 😢
Baba Mthimande uyindoda emadodeni,ungikhumbuza ikhehla elizala mina ize selazi phumulela kwelokhokho.Unkulunkulu nedlozi lakho bakugcine kuze kube naphakade.
The court should expedite the process before is too late
Thina siyibekelaphi obaba bekhala kanje
Naloyo baba umukhwe wakho uyisigebengu uhlangene nendodakazi yakhe bayigebengu shiya phansi unkulunkulu uzokusiza
Yes konakele umndeni wonke mxm
NIZOKHULUMA NIZE NISHWABANE IMLOMO, ABANYE ABANTU BESIFAZANE INGAKHO BEBULAWA, UBUQILI NOKUDLALA NGAMADODA NGOBUNJA BABO.
Ngingowesfazane nami kodwa lomfazi nami ngingambulala nje ngingoweslisa aybo ku too much mavezandlebe laphaya
I wish i court can grant him all his things back and may God help him
Oh bakithi waze walunga loBaba, may he heal and get justice he deserves 🙏
Ei nginembuzo eminingi😢😢 lobaba ubelokhu embamba lomfazi😮 ezale eshintshe amadoda kuze kube nobufakaz kokuth uzele ivezandlebe but still wangathatha sinyathelo yooo abafaz bakhohlakele 46:43
Ma uloyiwe akulula ukuphuma kumuntu
@@MemoryRamothwala-q9i very true 🥺
Uphole baba unkulunkulu uzwapholisa anxeba❤❤
Kodwa isfebe wasixolela kanye , usuke usuymbele owakho. Sorry baba at your age kfuze ukube comfortable, uyphumulele. May you find comfort ezandleni zika Nkulunkulu, akulwele futh nalempi ❤
sengathi baba ungabuthola ubulungiswa, until esouth kufundwe ukuthi kuvikelwe amadoda ngeke beyeke ukubulawa abantu besifazane 2 sinenkinga yalo hulumen nemithetho egcindezela amadoda nezigebengu zamaphoyisa ahlaleleni engalusukumeli udaba luka baba ngokushesha,bafun kuze kuphume isdubh
Justice for uBaba🙏🙏🙏. After seeing the entire video, I'm depressed. This is completely incorrect.
Kwaze kwabuhlungu nkosiyami phuma baba kulo mshado angimthembi lomfazi I so wish ngihlobene nawe bezoyisutha induku lomfazi
May God restores to you baba Ndimande all that the locust has eate n. May He restores all that the enemy had stolen from you my good sir Mr Mlungu Philip Ndimande...
STAY BLESSED MKHWANAZI😊 🙏 ❤
Bazakubulala baba qHapgela 😢
What a waste of a good man bakithi. May God protect you Baba. Actually you need to run to Christ ngoba u are in danger.This is the most painful story I have ever heard. U Baba ulahlekelwe yokho konke.
Hey this woman 👩 ngatsi uthwele ngamadoda
Lomfazi ngathi yi spirit lesi abomoyababi straight into enje noma umuntu angajolela indoda kanje pho okwakhe kundlulele nkosyami isono nje ngalobaba yhoo😭😭😥🙆🙆🙆
Lomam kanti wengahlelingani ngoba wayezazi ozidlela zakhe 😢😢
Maybe she thought in-between her shenanigans ubaba uzofika benze inkonzo yasekamelweni and he'd plant the seed
Ai unenhliziyo baba kakhulu uthixo akubusise 😢 lezingane zihlalezazi ukth ave kubuhlungu ukuba nobaba kdw engakunaki uze ubemdala mele zikuhloniphe ngoba uzondle ngisho wazi ukth akuzona ezakho😢😢
Ewu, konakala lapho ukuthi umethembe ngempahla yakho usumbonile ukuthi ulokhu eqhubekile ekulethela amavezandlebe. Sekuzosetshenzwa kanzima ukuthi ukwazi ukuzithola lezinto, okungenani nihlukaniselwe ngoba nishadile, mhlawumbe nomshado uwahlanganisile amafa. Ai inyoka esikhwameni😮
Baba usenkingeni kodwa ngibona ukuba strong kuwena
Waze waluthwala usizi baba kunzima kakhulu kubuhlungu kakhulu kodwa ujehovah ukhona kuzolunga
Leli qili lomfazi Kovela izinqa Obala
Unkosikazi yisfebe
You are well trained soldier...dubula lento shaya ikhanda
Konke nalamavezandlebe Shaya nje kwasani
Hhay esinje
Uzoboshwa nje Baba 💔alahlekelwe yikho konke maybe kukhona asengakuthola
Awu kwaze kwabuhlungu Jehova amathanga ahlanzela abangenamabhodwe akeze ngapha kimi ngizomphatha kahle
Ubaba uyisibonelo sokuthi udaba luyaxoxwa lulungiswe ngaphandle kokubulalana.
Lulungiswe???!
Yini elungayo la???
Lungashiwi lulenga. Ngoba nizogcina ninyonyobelana nibulalane.. Izinto Uma zilungiswa akusho ukuthi nizoqhubeka nithandana ningazilungisa ngokuthi kuphethwe kuhlukanwa. Nalapho nilungisile
Ayikho into elungayo lana kunalokho. Ubaba uyabulawa
But this is too much
@@EuniceNzuza yini elungile la , ngoba bemdlela impahla nje kumanje, kulungile lokho?
Hawuuuuuuu kodwa ngomalume wami Ndimande omkhulu❤❤❤❤❤❤❤
I'm no 48 to watch Thuleleni episode from Chicago 🎉🎉🎉
Umbuzo kaThuleleni man gaki amadoda alomfazi😂😂 wakho😂😂
😅😅😅😅
Yey maningi nawo ngaze abuze🤣🤣Mbatha, Gumede,Nhlenyama, endless list🤣🤣🤣
Nawe uyazibala lapho 😂😂 uyangiqeda nami umbuzo
"Nawe uyazibala lapho"😢
I feel your pain baba ngathi ngaluthola usizo kubuye Zonke intozakho 😢😢
yisono kodwa ngalobaba wangafanele kwakule yokuqala ungamxoleli mkhulu ncese baba kodwa amandla endoda awapheli baba😢😢😢
Mmmmmm aningicelele ubaba ndimande kuth angenze mamncane ngizomphatha kahle,Cha sedlule kokuningi😢😢😢😢
Uyomfica engasenanhliziyo 💔💔
Thatha MaNyambose aphole u Baba u Gcwensa
Uzomqedela nawe
Akeze la Baba somphathisa okwe qanda ahlukAne nalaba bamhlukumeza ngenkani😢
@lindiweshibe4507 Nizodlani u Mamkhulu uhambe nesaka
Nkulunkulu akubusise isibhamu uyasazi bungenza noma yini kodwa wakhetha ukukhulisa izingane ongazazi syabonga uyindoda inkosi kwandisele😢😢😢😢
Besingekho isidingo sokumbuza ukuthi unezibhamu ezingakhi and go even further ubuze ukuthi unahlobo luni lwezibhamu
So true...
Uyaphapha lomsakazi
Ay lomfaz unempene straight hawuuu amadoda amangaka😮😮😮mayeee
Sesicela ukubona lesfebe somfazi😌
😂😂😂😂😂😂
So sad,you went through a lot Mr Ndimande...stay strong God will go ahead of you 😢
Cha baba uhlangene nezimbila zithutha phephisa Ndimande nxese😮😮
Wow ngempela Mr Thuleleni "ungayisukeli inyoka" ngoba yaphakisa ikhanda 😢😢
UNdimande ikholwa kho. Nyaaa finish du klaar qi.
Eish kwaze kwabuhlungu ,unkulunkulu amgcine ubaba afumane injabula yakhe🥹