The first time I watched you guys, I thought niyadelela❤ kodwa you guys I am very proud of you as young Zulu men On this life where jobs are difficult to get, you created an opportunity for your selves and others. Big up guys 👍👍👍 Respect 🙏🙏💗🙏
Into engiyithanda ngan Duyaza ukuthi nifundise ukuthi bantu bayeke ukulwa bodwa balwele intombi or balwele umfana weldone team Ngoba mina ngokwam angiyiboni ngilwela umuntu ongafika azolwisa mina ngabe uyanginyela 🤞
I love you my brothers, keep up umsebenzi wenu Mara kwamele nivunyelwe ukuthi umuntu athathe into zakhe kulezi iyifebe singaphela bafowethu iqiniso alikho kulabo EVA, lento yaqalwa ngunina wabo mhlazane ekhishwa yinyoka eden u Adam elokhu erilexile eyitshela ukuthi nguyena indoda ekhona ensimini, umkakhe wavele wayikhipha nenyoka, watching from zimbabwe I'm a ndebele from kwabulawayo
Please ...!Duyaza has to use private number for the one who's not going for the date on that moment/ day , and a direct number for the one that is going for date please, because private after private they would start suspecting and they target person won't unswer 😢 when times goes on .
Lengane iqhuba intwala ngewisa, please guys landani ifoni yomjita please. Lengane ayinanembeza nje qha. And ayizisoli. Great stuff Musa and Vusi ngigcwele ngani baf'wethu
Ai lengane isile too much 😂😂' this is common with school girls but it's not a good thing. Believe you me uBafo omncane usazobuyela bayodlana nalengane coz ayikho into emoshekile iCake lisase-fresh unless if bekhona abanye abamsizayo 😂😂😂
Esh ngyanithanda guys mullet umsebenzi wenu bt Musa uyatshenana amaciniso kulabonondindwa ngikuthanda ukufa keep up guys you so intelligent both of you
Bafwethu let us not take sides Mina ngicela nibadedele bazikhulumele ngbona uMusa esethatha offense Eze etshela usisi ukuthi akasiyo type okwenu ukuphelezela nokuvimba kungaliwa ningixolele MANGIBEKE kabi
Inxaki u girl u ya phapha. Ucingba u se zintweni,mhle u sexy. And uya ziqhatha. But u se mncinci u sa zo dibana ne challenges ze life. I wish u funde isfundo
Ngiyanithanda guys duyaza boys , nisebenza compared to ginger ,mina nsawabuki ma episodes ka ginger akamazi umuntu kodwa nina guys haaa ngyeka konke ngibuke,keep it up young boys
Yhooo wadla uMavusana manivele nikhuthaze abafazi kuqala hey watch out this is a short dangerous man he also said 😜 holaaaa Mavusana mfanomdala sagcwala ngani lapo❤❤❤❤❤❤
Duyaza mele liyekele umuntu ethathe into zakhe please
Ay Musa uyangchaza mase utshena umuntu amaqiniso😂😂
Thathani ifoni kabhuti why nivumela losisi ahambe nefoni ngoba usazoqhubeka afebe ngalefoni yalobhuti.mnikeni ifoni yakhe.
Futhike ilibeka ngesihloko uMusa akananazi indoda yomzuluke le
Maybe uhlelo lwabo alubavumeli bathathe izinto abasuke bethengelene zona kusothandwen
Brothers niyasebenza batshele indaba zabo Aba wrong love you guys keep up the good work ningibulisele ku Ginger 😂
Ngabe ninike umuntu iphone yakhe yosangana lomntwana
Duyaza guys I think u must go back there and collect everything that guy bought so that it can be a better learning from that girl and other viewers
That's true
Please
You should have helped the guy and take that phone honestly
True…like what Joseph olwys does
Especially uma edelela futh engaliboni phutha lakhe lo oJolayo
true but they dont have evidenc that the guys owns the phone
Is very wrong, you were supposed to give the guy the phone just like other shows does please
@@laoneabigail7955very true
musa with posiitive advses, haaaii ngeke this guy he is the best🤭🤭🤭🤭🤭🤭
Guys you should allowed the guy to take the phone,u girl uya delela periodly 😏😏
That's true siyadelela lesi sfebe shem
Mina nginithanda kufa guys keep up the good job whooooo reeeeeee❤🔥❤🔥❤🔥❤🔥❤🔥❤🔥
Good for 5 o'yeDf
W
Bobhuti ngiyazicelel min nenze endawen engenamsind because khon okubuye kungezwakal. And I will always support you guys🫡
Mine ngichazwa the way Vusi ahleka ngakhona😂😂😂😂😂
Me too..he is free-spirited
❤❤guys you really doing a good job may God bless you 🙏❤
Mina ngyanithanda ride on brother's ,haters bow ❤Musa n Vusi niyasebenza stru.
Enjoying your channel guys from Limpopo your my favourite
Aiii no mani woman these days bayasi moshela . Now men won't trust us and they will think ukuthi sonke sinje 😏
And majority yenu inje, only few are still honest. I blame Ladies House for all of this, they started by pushing for girlfriend's allowance.
Ngempela lento iyisdina manje
Ngicela niythathe ifon ibhlungu lento eyenziwe lesdwedwe sozwembece,sikhona thina mfethu soknik uthando ncese
Yhooo ingcolisa igama lethu...idlisa iteam yethu. Demed man nx!
Cha guyz nePhone ngabe niyithathile bafwethu lengane aynadankie isahlanyiswa amabhilidi asegoli...Iyobuyela Kubo isicothoza isiwu saybamba...N okungicika toe🚮 ayifuni ukuthi niyibonise izibona iyQueen "yaseLondon"...Hhaycha bafwethu muhle umsebenzi wenu...Nathi siyakheka kuwona...Nginifisela konke okuhle bafwethu ❤❤❤
Awu kodwa ngezingane zethu😢 lomntwana uzicabangela yena kodwa kuzomqoqa ukuhlwa
Bafetu ngalithethe I foni yalo bhudi
Please guys mncedeni lo mfana afumane izinto zakhe kulocwethe mpuku yebobo usile umntu noba bumdlala asoze umenze kanje ekunceda uphi unembeza? Please guys
Kusegoli lana bazoniqhutha abantwana futhi bahlekise ngani. Myekeni athathe ifone yakhe lomfana hle please 🙏
The first time I watched you guys, I thought niyadelela❤ kodwa you guys I am very proud of you as young Zulu men
On this life where jobs are difficult to get, you created an opportunity for your selves and others. Big up guys 👍👍👍 Respect 🙏🙏💗🙏
Hawu ungehlule u Kayise emncane kangaka kodwa usile akahambe bayombona abanamehlo
I'm Tsonga but I understand everything. I luv u guys ❤️❤️❤️
Haybo Musa no Mavusana iyadelela lentombazane iqhuba intwala ngewisa. Kodwa uzwile nimtshelile uyazenzisa nje udlala ngegeja kuziliwe ziyombambha phambili. Qhubekani ngomsebenzi omuhle.😴😴😴
Musa no Vusi thathani lefoni yadelela logirl
Into engiyithanda ngan Duyaza ukuthi nifundise ukuthi bantu bayeke ukulwa bodwa balwele intombi or balwele umfana weldone team
Ngoba mina ngokwam angiyiboni ngilwela umuntu ongafika azolwisa mina ngabe uyanginyela 🤞
Well done duyaza protection niyasebenza madoda
Tyooooo ngaze nganithanda bo Mthonga wendlovu bekmele nimyeke kodwa ubhut athathe iphone yakhe uyadelela lamtana
True
Wesfebe wena udayisa ngomzimba , waze wncane. Mayemdala ubufunani kuye, okusalayo ubekulala nondindwa, haaa. Azonibulala amadoda esefuna izimali zabo. Duyaza siyabonga kunqanda Violence ❤❤
Musa ngithanda indlela ozehlisa ngayo ebantwini. Uyakwazi ngisho lokuhlonipha umuntu. Sengathi ungafunfundisa loKing ginger ukuthi uuntu uyahlinishws
😂😂😂😂😂😂😂😂 Yenzeni iNkosi😅
😂😂😂😂😂ubanana mntanami jikkikiki
@@luyandakhumalo8957 Ginger akamazi umuntu uyeyisa especially engaphatha amafoni esandleni
@@percymaduma7724 Ngizwa kahle 🌚
Naye lo Ginger udelela ngoba ethembe iduyaza
I love you my brothers, keep up umsebenzi wenu Mara kwamele nivunyelwe ukuthi umuntu athathe into zakhe kulezi iyifebe singaphela bafowethu iqiniso alikho kulabo EVA, lento yaqalwa ngunina wabo mhlazane ekhishwa yinyoka eden u Adam elokhu erilexile eyitshela ukuthi nguyena indoda ekhona ensimini, umkakhe wavele wayikhipha nenyoka, watching from zimbabwe I'm a ndebele from kwabulawayo
Please ...!Duyaza has to use private number for the one who's not going for the date on that moment/ day , and a direct number for the one that is going for date please, because private after private they would start suspecting and they target person won't unswer 😢 when times goes on .
big up to you the Mangxela brothers..my advice kube niyi thathile leya phone..uya delela lo lwabishi
Musa "Shuthi vele bayazifebela ke oNtombikayise, intombi zobafo"😂😂😂😂😂😂 yhooooooo ai bandla but ngabe niyithathile nje ifoni
Misa and Vusi you are doing a great job,but vumelani umfana athole izinto zakhe kulo devel
In life, you should look like musa and laugh like vusi
Isfebe se Xhosa
Musa is savage 😂😂honestly though the guy lowered his standards with this lady
Lengane iqhuba intwala ngewisa, please guys landani ifoni yomjita please. Lengane ayinanembeza nje qha. And ayizisoli. Great stuff Musa and Vusi ngigcwele ngani baf'wethu
CHO KODWA MUSA NO VUSI BEKUMELE AYBUYISE I PHONE YOMFANA WABANTU LOGAL
Kanjani ngoba layala u King Ginger ukut abantu babusele izinto nxa umnikazi ezifuna back
Musa i like your spirit boyza🙏that girl is naughty,,ujwayela i goli kabi but one day zizokhala usile ntombazana
Kuncane kuyadelela kuyafeba mnxxx akubazabantu phumani kulodoti wengane
😂😂😂😂
Tjoo okunzima kunakho konke bamthumele eskoleni umntwana lona yena uyofeba emncane kangaka hhayi
Cha, Duyaza aniyezeni kanzcono bafethu niAvoide uMsindo as Much as Possible... Scelo nje🙏
Lentombazane inosathane ngibone ngomthandazo ongabanga bikho ukuthi kubizwe usathane uqobolwakhe siyacela bobhuti bethu nizame indawo engaphithizeli bekunomsindo ngingezwa kahle
Injakazi lengane izofa laegoli bazoyigwaza bayilahlele emlanjeni, keep up good work guys big up
Anithathi ngani phone yomjida kulengane 😢😢
Niyohlezi niyingqwele bomntase nginithandubhubha bafwethu.🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤
Iyooh Musa, you don't have filter 😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
Ngicela kulandwe ifoni yomfana nkosyami 😢😢😢yaze yadelela lengane
We Musa ngibona ngathi ungaba umkhwenyana wakwami. Kodwa u be nezinkomo zangempela. Intombi Yami nayo high kuself protection ngoba ingummeli.😂😂😂😂
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣Wamuhle mkhwenyana wengane we Jehova
Yaze yawudoti lentombazane nxa
Kubi futhi lokuyingan angaz babonani ngeybuka ngathi uyogunda utshani eplazini kwa duploy
Ngigeza izandla ngalengane okubuhlungu iyobuyela ekhaya ngebhokisi isithule ingek isedelela ngalendlela ft ingeke isabachazela nabazali bayo kubuhlungu ukuba umzali😢
Yoh, ingane zethu....nginengane yomfana e calm, lomfana omncane ungikhumbuza yena, naye use Varsity e kapa
Ayi selifika emjolweni wase maflatin ayi surrender ngani ngiyabingelela ngithi phambili ngo hlelo ❤❤
But indawo enikuyo guys inomsindo akuvakali kahle
Ama 2000 uyedelela lomntwana
Bafwethu muhle umsebenzi eniwenzayo.qhubekani nilungise izwe lobabomkhulu.yikho kubulawana kangaka kuleskhath samanje.ilokunganeliseki.iskakhulukazi kwabesfazane.akukaze kwabakhona isthembu kumuntu wesfazanr.lungisani impela bafwethu konakele.ngenxa yemali nje aibo
Ai lengane isile too much 😂😂' this is common with school girls but it's not a good thing. Believe you me uBafo omncane usazobuyela bayodlana nalengane coz ayikho into emoshekile iCake lisase-fresh unless if bekhona abanye abamsizayo 😂😂😂
So nizothula ngalo mjita uneshirt ngalento ilapha ngase zipin ye trouser 👖
Niyolanda lafoun kwesasfebe haaa Ntombikayise waze wandidina lomntana ukrwada…
Ifoni kabhudi ke Musa noVusi hayi ngeke phela lomuntu ubeshaywa ngesandla nje ,,, so kathole intozakhe back
Not Vusi saying and doing everything eyenziwa ubhuti womXhosa😂😂
he finished me🤣😂
You are doing a good job & I love your bond.keep up the GOOD WORK ❤❤❤
Mara you two are naughty😂
Bafethu mina ngifuna uzbuzela ukuthi kuyiqiniso yini le duyaza TV coz hayi mina angiyikholwa seriously kuyiqiniso bafethu?
Esh ngyanithanda guys mullet umsebenzi wenu bt Musa uyatshenana amaciniso kulabonondindwa ngikuthanda ukufa keep up guys you so intelligent both of you
Hambo dryer iynwele🤭😂😂...haibo Musa bakithi 💯
Akana'skhatsi ubhizi udlala abafana unonkroyi
Sho bolova ngicwele ngani nginibuka almost every day keep it up
Musa know how to handle disrespectful ppl...keep it up Musa
Big up to Musa👏
vumelani ubafo athathe okungekwakhe please lento embi izwizwa i pride
yhu hayi akazithandi lomntana.
duyaza plz bafethu phelezelani ubhuti alande izintozakhe.kukayise.ngyanicela
Please help the guy by bringing back his phone .He is hurt for his kindness .
Please Musa
Mphuceni i phone bo, uzele ukuzofeba lo eskolweni. Uzofakela ingane zabantu inculazi. I wish abazali bangayi bona le show.
Uyadelela le njakazi
Isiqwanga esinje 😢😢😮😮
Hmmm yaze yadelela ingane ifeba ngenkani bekufanele niphuce ifoni uyeyisa lonondatshaza
Yhuuuuu waze wasa ntombi,,,ngamazinyo,,,udlalile ngomntwana wabantu 😂😂😂😂😂usile hleee gal
Hayybo Vusi, umkhoma unenhliziyo ye tazz🤣🤣🤣🤣We appreciate you guys. You have positive impact kimina masengizikhulumela
These guys must leave this relationship because a lady doing a show off
Bafwethu let us not take sides Mina ngicela nibadedele bazikhulumele ngbona uMusa esethatha offense Eze etshela usisi ukuthi akasiyo type okwenu ukuphelezela nokuvimba kungaliwa ningixolele MANGIBEKE kabi
She's belong to the street 😓😮sefebe 😮good job guys
Usasemncane ugirl uzoyibona impilo
Usezonya loo
Musa take that phone from that gal…
Aiy big up Musa ave ngigculiseka mase uhliphiza isfebe esine attitude keep it up my brother kuyancomeka
Yhooo gal wasiphoxa uzosidumisa kakubi ezizweni utsho ngomzimba nobuso ngathi yi.....yaseCape Town
😂😂😂😂😂😂😂
🙋Yintoni yaseCape Town guys,,,, I'm lost 😢😢😅😅😅😅
😂😂😂😂😂
Phez koba sidume kakubi kweligoli thina maxhosakaz
😂😂😂😂😂🙈
Labobhut abayama presenta ave behloniphekile but sebebone kuth kuhle kukhuluma noma kanjan nomuntu,ave nihloniphekile guyz n niyabukeka
This girl is so cruel how can she do this to this guy's she is a gold digger 😮😮😮😂
Kuyasala weboDuyaza ,azibuye izinto amthengele zona
KUNGATHI UNE Autism LOGHAL AKAPHILANGA KAHLE HLE
🤣🤣🤣
Pho mina ngizoythola kanjan i braai, ngoba ngumuntu wase Mozambique
Yhuu sile lentombi Musa ncedani lo bhuti afumane zinto zakhe plz gyz
Atshaaaaaapa Ntombikatata zova wena uqhuba iskhati
Manje thina laythekwini ke silthola kanjan iclass? Noma liyatholakala?
Inxaki u girl u ya phapha. Ucingba u se zintweni,mhle u sexy. And uya ziqhatha. But u se mncinci u sa zo dibana ne challenges ze life. I wish u funde isfundo
Ngiyanithanda guys duyaza boys , nisebenza compared to ginger ,mina nsawabuki ma episodes ka ginger akamazi umuntu kodwa nina guys haaa ngyeka konke ngibuke,keep it up young boys
This girl she is very stubborn
Lentombazana iyiqola yazi kodwa nganimdabule ngesiwahla sempama
Zibulawa sekunjena esasfunda nayo ngaybona sengibona ephepheni😢ibulawe indoda eyayiqhutha iseseres
Hhayi bo iyingane zethu angeke, kodwa ke ingabe ifoni niyithathile azofunda isifundo
Yhooo wadla uMavusana manivele nikhuthaze abafazi kuqala hey watch out this is a short dangerous man he also said 😜 holaaaa Mavusana mfanomdala sagcwala ngani lapo❤❤❤❤❤❤
Musa uthi bafo sebakutshele kwes four ukuthi bayajola😂😂😂😂😂😂😂, i watch from Mozambique 🇲🇿, i love you guys, muitos beijos para voces todos❤
Bafowethu ngiyawuthanda umsebenzi wenu muhlu mpela kodwa ngilescelo kini hayi ngoba sengilifundisa ngumsebenzi wenu kodwa ngenhlonipho ngicela umuntu limvumele athathe intozakhe please ngiyacela Duyaza protection,,
Guyz Avendiyithanda le show yenu Musa avenibabeka abantu endaweni big up guys with your good work.
Aseyimbi lengane nokwedelela ##ifoni ayithathwangani
Qhubekani boduyaza nomsebenzi wenu Omuhle🙏🏼
Cha cc Waze wamubi kodwa mhlampe akaziboni akayona type yalomfana osebenzayo