First time he got raped😔🥺💔but then decided to allow this man to continue raping/sleeping with him because of the lifestyle and the money he is used too,yazi the love of material things and money will have one make stupid decisions shame💔💔💔
Ay akukho kuthwala lana, umuntu nje uma enobutabane unobutabane kwaphela. Bayazama ukufihla, get married and all but ubutabane buthi ngilana. Kanti-ke abanye ba Bisexual. Singaviki nje ngokuthwala.
Molweni apho eMakhaya TV.Eish inzima into ajongene nayo loo mfana.Ingase akhawuleze afumane uncedo and kufuneka atshintshe neProvince if ikhona indlela,ubomi bakhe bungasesichengeni if angabanjwa loo manager ogila imikhuba.
Ei mfana wam phephisa boi nawe kodwa uphuzile ukusukuma, impilo yakho isimoshakele kodwa we are pray for you ukuthi uThixo akusize, nengane yakho one day ikwamukele njengoyise
Ungathola ukuthi isithwalo sakhe lobaba, namaphoyisa usebenzisana nawo.
UJesu unamandla; ngizokukhulekisa ube healed and delivered kulomoya uphinde uthole nosizo empilweni ngaloludaba bhuti wami
Lo mfana uzibona isdima sakhe sobuntu nobudoda bakhe sihluthiwe kuye ngenxa yabangane abakhohlakeleyo😢 😢😢
ungayi emaphoyisenni uzokubulala, ngizwa uthi isabatha hamba uyonikela kuNyazi umtshele konke akuhlambulule uzokusiza
We are thankful that you share this terrible deed with us,you are heroic brother.
Uthwele lomuntu ngesithwalo sogibela abafana
Kulula ukubona iphutha komunyu muntu.mungenawo umsebenzi kulula ukuthatheka ezintweni ezingalungile,ngiyazwelana nomfwethu😢
Qw ngezngane zethu nkos😢.ancese son mina ngith shiya uye kude futh n change inamba yakho bese uya koDr bakhlole bazame ukuksiza impilo yakho uswylimaze kakhulu
Uma ethwele lobaba noma engabaleka umfana uzomlanda ngeyilwane zakhe ei eThekwini kuthwelwe bandla ngyabavuma.
Ngiyakuzwela ndodana ibuhlungu into okuyo 😢
Lomfana uyasibhedela nje, kwakumele enqabe nje esanikwa ubukhazikhazi. Naye wayefuna nje ukudliwa, manje sekuyamxaka. Kuzoba yinkinga ukuthi abuye akuyeke ukulala namanye amadoda. Uma uke waqala nje, akuyekeki nsizwa!!!
Yena mayecabanga uti angaze anikwe mali engaka engekasebenzi anikwe namacard omnye umlisa cabanga ukuti ubamba lotto bt lotto enjani leyo yabheda ngempela
Impela fanele kube Ubazi ukuthi kudliwa imali kudliwa umuntu... Nothing is for free. Yena cathi anga spoilwa enye ndoda for nothing
Yamuzwa wayengathukile edla imali wangacabanga kudliwa imali kudliwe umtu 😂😂😂😂😂Zyakhala
Kodwa bafo siyazwelana nawe,ubuthi unikwe yidlozi inhlanhla,Kanti ubhekwe isambane
Uyathwala lobaba ungashintsha nendawo bhutiwami yekela bandla😮😮😮😮😮😮lahleka suka emahlweni akhe ngyacela
Ayikho nje into yamahala emhlabeni bakithi
Bathelwele ngabo kade satshelwa ngabo bathola amandla ngabafana
Salubuya Nkosi Jesu hay angisazi
Ayikho into yamahhala. Akekho umuntu ongakupha imali angalindeli lutho kuwe. Asikujwayele ukusebenza siphante sondle imindeni yethu
WePhumi ngangyobaleka ngingabheki emuva esangifakele isizumbulu sokuqala😂😂😂😂
@@nontsikelelontuli4449 Ngangothi galo yephuka weNtsiko 😂🤣
Madoda yekani ukuthwala ngamanye amadoda , nibulala iksasa lezinye ingane, yekani ukuthwala 😢
And bathwele the more belala nabo more mandla kubo for sure
Akubona bonke abathwele, iningi nje bangabanyukubezi bezingane(pedophiles) baqhutshwa yinkohlakalo
Yamukela usizi lwakho ungayifisi impilo yomunye umuntu zizophele izinqa
USathane udlalile ngabantu 🤞🙄🥺
First time he got raped😔🥺💔but then decided to allow this man to continue raping/sleeping with him because of the lifestyle and the money he is used too,yazi the love of material things and money will have one make stupid decisions shame💔💔💔
South Africa 🇿🇦 my continent zinto enizenzayo
Mfethu ngyazwelana kakhulu nawe,ibuhlunhu lento njengomfsna osemusha,miningi imigilingwane eyenzeka emhlabeni,kuyacaca uthwele lobaba.🫣
Lokuthanda ubukhazi khazi ubukele nomuzi wakini phasi uthi ikhaya elingafudumalanga udela okukukhululisile kwakwenza umuntu
Uzophela njengoba uhamba ufuna imali ingazazi
Hlala nendlala onayo wamkele isimo, buka manje unemali ngapha unosizi
Guys asikho isidingo sokugxeka kuncono nje umane uthule
For sure lobaba uthwele ngeke
Uthwele
Waynyanisile omnye umkhulu owathi ngonyaka ka 2029 amadoda azobe ejola wodwa omama bazobe sebediniwe ngamadoda🙌🏻 and ndiyjonge ngeliso lokhozi sikfutshane apho🤞🏻
Konkelokhu ngenxa yokweswela😢
Usuzoba yintombi nje nsizwa, kwamukele lokhu.
😂😂😂😂😅
For good usuyidle kakhulu nemali Boy🤣🤣🤣🤣
😂😂😂 ayyy bafe2
Ay akukho kuthwala lana, umuntu nje uma enobutabane unobutabane kwaphela. Bayazama ukufihla, get married and all but ubutabane buthi ngilana. Kanti-ke abanye ba Bisexual. Singaviki nje ngokuthwala.
Lababantu banesihluku and vele bayabasabisa lababafana ngangishade naye umyeniwami bekalala nabafana abancane abanye bahluphekile ebaheha ngemali khona maungabona amagroup abo labobaba kuyathusa ngiyamzwela ozele umfana
Uwabona kuphi lawoma group 😅😅
Uthwele lobaba is a pity ukuthi kunzima ukuphuma.
Thatha lento
Molweni apho eMakhaya TV.Eish inzima into ajongene nayo loo mfana.Ingase akhawuleze afumane uncedo and kufuneka atshintshe neProvince if ikhona indlela,ubomi bakhe bungasesichengeni if angabanjwa loo manager ogila imikhuba.
😢😢😢mmmmmh phephisa bafo ibuhlungulento
Can you kindly make English interpretations, cause I'm only picking up a few words although I'm a fan of this Channel ❤❤❤
Ey ungayifisi impilo yomunye umuntu ey
Ei mfana wam phephisa boi nawe kodwa uphuzile ukusukuma, impilo yakho isimoshakele kodwa we are pray for you ukuthi uThixo akusize, nengane yakho one day ikwamukele njengoyise
Mmmh ncese bhutiza bakithi ngaze ngabuhlungu nami nginayo ingane yomfana iksasa alaziwa,ngikfisela inhlanhla sengathi ungasizakala waze wanzima umhlaba😢
High life comes at a cost
What a sad story
Kumoshakele ezweni nkosi,nazi izingane zigila imihlolo.
Kuzolunga ngelinye lamalanga.
Abafana ngaba bona bebahle lana ngaphandle kanti baphelile ezinqeni😢😮
Ziphelile izinqe bandla ,
Keep your job, so that you can survive.but make your wife aware that you know.askies bhuti.I support you with your decision you will make.
Inking umnewethu udinga imali yakhe. Kod ai okwenzekayo. Aka decider kahle yena ngoba wakwaz ukungena nomnyango wokuphuma uzowuthola
Ey kwaze kwanzima emnyango😢😢
Salusubuya Jesus umhlaba sukhohlakele
Phephisa babakhe kuzolunga mina ngingathi uthwele ubaba loyo kuzobanzima kakhulu thandaza ubuhlungu lendaba
Mina ngyobulala ikhehla ngowami umfana , intahebe ngiyiyinqumisa okwembuzi
Bafethu ibuhlungu lento yhoo 😢😢nanti izwe libhubha
Uthwele loyomuntu hayi ngoba eyi gay lemali eningi kangaka anidizela ngayo anithengele nezimoto zikanokusho uzithatha enyokeni imbadalo yenyoka ukulala namanye amadoda n the most yalamadoda athwele ubonaka ahlala wodwa ezindlini ezinkulu futhi ezinhle lapho ngeke uthole mfazi nangane khona inyoka lezinyoka zabo sometimes zifuna ubulili obubodwa lenyoka yiyo le eyenza ungasayizwa nentombi yakho ibulele imizwa yakho esifazaneni ifuna u enjoy lendoda kanti ikumunca yona igazi lakho bopha lenja wena mfana isikhohlakali leso sibulele iksasa lakho bese uthola namakhambi esintu ugezwe ukhishwe lesinyama salosathane
Thank you Emakhaya tv, ave nimfihla kahle umuntu ani compromise.
Yoh bhuti wami,ngisola abangani bakho cz babazi bona
Eish sani kuyabheda nyhan nyhan la ngaphandle.😮😮
Angeke uliwine icala mawungambophisa, ngisho necala lakho ngeke libenesigqi. Njengoba uthi nawe ubusiziyela njalo usutshengisa ukuyijabulela lena. Angikhulumike ukt unamandla lowobaba kuzophela ngawe,mina bengithi okumele ukwenze ukt umshiye straight!
True
Iyooh ukuthanda izinto
Yhoooooo but then u shouldn't have agreed from the first day. Theres no short cuts in life😢😢😢
But he said he was threatened - that he will kill him n this guys seems to be connected.
Kodwa nkosyami yaze yabhlungu lento nkosyami ngob ngizele mmh jehov ngigcinele umtanami kuphela kwakhe😢🙆
Ay ziyabuya ethekwin😢
Baningi abanye imphuphe manje ukulalwa abantu abathwele girls and boys. Bayakhuzwa daily abantu abezwa bafuna imali
Moral of the Tea ☕ is....
NOT ALL muth🙊🙊🙊🙊n GLITTER is Not Gold!!!
Especially when One didn't work or study for it 😢
Xa u desparate uzibona ungena engxakini futhi abantu abanemali they take advantage yentlupheko nemeko ezinzima zabanye abantu 😢😢
I LOVE YOU COMMENT ❤ ❤
“Thatha lento kuyaphileka”,this is what they mean??😂
Ngryt ngi broke.
Yoooo nxese bhuti kwaze kwabuhlungu abantu sebenza noma yini ukufezekisa izinto zabo
Putting your regrets aside, it wasn't rape cause usho ukuthi wavuma noma wawungathandi but the bottom line is you said yes and kept going back
He is traumatized😢
Order😮
Ma udla imali yenye indoda ucabangani ,u have to pay back the money😂
Ayikho into yamahala,avoid hands out especially money that comes in large Some
Abafana abahle 😂😂
Mara ayikho into yamahala bakithi😢
Awu kodwa maShezi ka Khuthuza 😢😢
😂😂😂idla imali wena Shezi uvule izinqa
😂😂😂😂
😮
😂😂😂
Nathi siyafuna😂
😂😂😂
Manje uphethe amadansane😊😊😊
I hope u help the guy he needs it
Hope uberyt bafo usheshe uhealer❤
AyaShaker amaDolo😢😢😢
This is wrong mus there’s plenty gays out there for him to force a straight guy 😭😢
Lento eyenzeka kulomfo isivamile yenziwa ilezigubhu zemali yey kunzima
Kusho ukuthi uma enye indoda ifuna i number yami sekufanele ngicabangisise manje😮
Ayikho indaba kabafo waqoma efunimali kayisebenzele limali funukudla mali yomuntu mahala
And you tell me you didn’t see that coming ???
Men out here do that for a living
been following the channel thinking oneday you will have subtittles, ....💔💔
Umbopha ngaliphi ngoba uzisa wena kuyena ngoku thanda izinto .recruit some one new just like your friends did
Ungizinikela enkosini uJesu. Uyakukukhulula
Isandla sipha maqede sikhangeze ngakho lokho okuphiwa ungakusebenzelangakusazodingeka ukuthi ukubuyisele lapho ikuthathe khona kungakhathaliseki ukuthi ukukhokha kabhlungu. Kangakanani ayikho into yamahhala emhlaben 23:49
Gays asifunden kwamukela unkulunkulu asphekona please
Yoooo umhlaba ka Jehova nkos yam udlala usatan ngenxa ye mali impande yesono ayi kubi ungsize nkos yam uvikele abafana bami
0
Yaze yabuhlungu lendaba, eyi ukungabi khona komsebenzi kuzosilimazela izingane zethu.
Thatha akunabungozi
Awumtahele ezekithina ogal 😂😂😂😂 simkhwele ngempela
Eish bafo advertising easy betz uyasibulala man 😂
Kuningi kodwa impilo yakho is more important you better make a choice baba 😢
Ncese bafo engathi ungalithola usizo
Thani 200 million okuncono
La Ethekwini kade bavela labantu abenza lento, bayakhuzwa abanye abezwa so inkani nokulalela konke kunempumela. Amantombazane abanye abangaveli sebeyimphuphe ngenxa yokufuna lemali eningi balalwe kanti wrong move
oP.DIDDY BANINGI😂
bengizosho 🤣🤣🤣🤣🤣
😅😅😅😅😅🤞🏾🤞🏾
Yaze yabuhlungu into yalengane.
Ufuna ukummbophisa after usudle imali yakhe engaka😂😂🚮🚮
This is a cursed country.
Mhlampe nase Zulwini alaziwa😢
i agree with mfethu m shocked
Sodom negomora
Akulula ukubopha abantu abanemali ngoba bagwazela wonke umuntu womthetho kuncono ashiye ethekwini ayozama umsebenzi kogoli
People will not help you .only Jesus christ is the Savior. Just repent to him
It pains me to hear this guy thinking R200K is a lot of money 💔 I doubt there’s a luxurious house below R1.5 million …more especially in the CBDs
😁maybe he meant 200Million
@@slindileprudence5723 nah…I doubt. One thing I’ve learnt about poverty, it will make you feel like nothing is something
200k is a price of RDP
And R200mill is diabolical for a house
Maybe we can say R20mill
200k is a lot bro but not ukupetula ishlama. More especially if usunemoto plus nomuzi even if it a rdp
@@zukiswaduma7371 R200k is not a lot of money…it won’t even fix a quarter of my financial problems