I love the host cause he is honest he is saying the gospel truth he doesnot hide behind the bush he is giving u cc a good advise she must runn for her life
Cc ekuqaleni kwakumele usubone isimanga samathambo leso wahle watshiya wona umsebenzi lumuntu ukucele uthando efuna ube yi part of i life yakhe ngoba subone imfihlo yakhe
Weeeeeeee Nkosi Jesu kwakumele ungavumi kwasekuqaleni nje unesibindi cc wami kusasa uzosoconga wen eo🙆😭💔🤞
You're the next person ekuzothwalwa ngaye runaway cc
Death be not proud Sisi, ngoba nawe uzolandela, uvuma kanjani usubone amathambo kodwa😢😢😢
Ukufa kusemnyango ntombazana.
Shiya phanzi lowomuzi sesi...kukhulu okuzayo and what if you are next for ukuba amathambo nawe. Amathambo uwageza kanjani eish
Hawu Sthe, you still sick na manje 😢 speedy recovery mann 😔
Cha mina ngvuma isbindi sakho cc uqomana nendoda ephithiza nesdumbu somkayo. Uze nawe ugeze leso sdumbu futh, ektshele kahle ukuth umkakhe. Nofa lapho ningazi khona ngane zakweth
Nami ngimangele 😢
Yooh isibindi sakho 😢😢
@@QinisoQuinton akuwona nesbindi esesidawane😂😂😂
@@QinisoQuinton vele imangale nje kuthi umuntu udidwa ini ebekezelela imikhuba enjw
Yhooo unesbindi uzakubulala wena lamntu arholise ngawe😢😢
Ngeke akuyeke zokubulala nje strait wena ngoba suwazi zonke izimfihlo zakhe
nina bafazi nibhayiziswa kuthanda imali and nisazofa strong.
I agree with you
akekho muntu ongayithandi imali😂😂😂😂😂
Uzokubulala baleka uyofuna umsebenzi kwenye imdawo noma egoli im sho unazo ozihlobo egoli
Sengyekile mina yakhuluma nangu mfana.. okwakhe ngabe ubuza umuntu ukuth ufuna usizo lwani manj uvele alande into engekho yabhora enjalo nj
Bathong amathambo ngiwasaba kabi. Worse awomuntu kuncono uma kungawe chicken or nkomo cz into esiyidlayo. Bafethu 😢😢😢😢😢😢
Akahambe namaphoyisa ayongena kuleyondlu
Wenza iphutha ngo kuhlala lapho kulowomuzi baleka ngenyawo zombili!!!!
Iphilondado indicede mna.ndiyakufuna ukuthwala ❤1
Second to comment 🎉🥳
🎉🎉🎉
Baleka ngezinyawo zombile you are the next victim abantu abathwele aboneli😮😮
Yooh kwaze kwanzimq😮
Hhay bandla u strong ntomboooh,wavuma umuntu obulale umfazi wabona nawe
Yey aii u strong ngampela,idlozi lakhe selimkhombise imfihlakalo engaka koda still uyaqhubeka...🤔
Kwakuyogeza nje amathambo kwakuyokwaziwa yimi ukusa.
Uzobangowesibini ke wena uzothwala ngawe futhi
uSisi ulenzile iphutha ngokuqhubeka ahlale athandane noBaba asembonile ukuthi akamanga kahle. Ukuthi indoda ingagcina amathambo omfazi wayo endlini kunokuba abe semathuneni. Lokho bekuyinkomba enkulu ukuthi ikhona ingozi kulomuzi asebenza kuwo. Bekufanele abatshele ekhaya inkinga abhekene nayo noma abaleke.
Okwesibili ukucabanga ukuthi uzosebenzela indoda engenamfazi uhlale nayo endlini, kungenzeki lutho kungukuzikhohlisa.
Lengane sekufanele ingasabuyelei kulomuzi futhi ingabuyeli kubokwayo ukuze iphephe. Amaphoyisa kufanele angenelele. Bahambe bayizume lendoda ukuze bawathole amathambo omfazi wayo ukuze ichaze ukuthi kuza kanjani ihlale nawo endlini nokuthi inamthelela muni ekufeni komkayo.
Niyofela emanyaleni.mina nje ngeke ngihlale endawe kunendawo engavulwa never
Singasho nje ukuthi rest in peace kuwena munu emvakomshado uwena ozobe usugezwa ngomunye ozobe esezo Sebenza lapho kwamthwalo baleka nje
Wawu vumelani? Ay niyahlupha nina ay! Wawu vumelani? Iyacika lendaba yakho
Ngenile ngenile uthanda izindaba uthanda nezinto wafuna ukungena la kwathiwa ungangeni khona unezibindi eziningi uthanda imali uzolandela nawe sekuzogezwa wena olandelayo
I love the host cause he is honest he is saying the gospel truth he doesnot hide behind the bush he is giving u cc a good advise she must runn for her life
Hayi uyabheda nawe wecc so bewuthi uzophila lapho hayi niyazenza izinto wengani
Manj cc walobola yini njengoba isuwumama wesbili😅
Cici run for your life
Nawe sisi udlalangatsi. Kusho wena utsi wamubona aphetse ematsambo emuntfu angakaze akusome, awubalekanga ngani ngalelolanga? Wasitsatsaphi sibindzi sekugana umuntfu ube umbonile aphetse ematsambo emuntfu. Unenkinga kwawena sisi, ngabe wabaleka ekucaleni wena.
Uyogeza amathambo esidumbu yooo cha ustrong bengingeke nje bengingabaleka shem
Iyhooo imihlolo yalezinsuku zamanje 🙄🙄😎
Yeyi kuningi yazi It's a Lot😢😢😢
So igeza isdumbu every day joo unesbindi ntombazane
Ngiyamuzwela ugirl phela uyelapha ngomsebenzi hayi ukuthi waye gijimisa indoda yeblesser
Emakhaya TV I'm lovin it ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Ngiyakuzwela ngane yami kwangathi bangakutholela usizo ngokushesha yinkulu inkinga obhekene nayo
Sithee sending jonile
😢😢😢😢lento yokuthwala kunzima
Uyalandela wena sisi 🤞🤞🤞⚰️
🙆♂️🙆♂️
1st comment ❤
🎉🎉
Uma athwala ngomfazi,uyobabulala bonke,,nalo uyalandela,naye amathambo akhe asazowashwa uzolandela,uchungechunge
Kwafanele ushiye uhambe
usigeza kanjani isidumbu or amathambo omuntu?lendoda ihamba nento enzima evala memory
Senisitshela Amanga bafethu kahleni boo😂
Umfazi womuntu Lo ogqoke kanje.....!
Uyi pervert!!!...yini e wrong la??...uyadlwengula yini vese???
Yoh le out ringa kabhaya 😢😂
Cha unesibindi dadewethu ukuthi ubgageza amathambo esdumbu. Kodwa waze wakufaka esthwaleni sakhe nesinyama sokulala nomuntu othwele, let alone Kuba involved isinyama sokugeza isdumbu ekungasona sakini? Kunzima ukuphuma, Sisi baleka uye ezihlobeni ezikude yeka umsebenzi ngoba uzogcina ufele into engekho.
Okunye presenter okulapha. Uma lubaba engayibona livideo before lusisi ethola usizo. Nguye akekho. Uzombulala engakaze athole lolosizo. Umuntu phela uyalwazi udaba lwakhe.
Ahlanganiswe ngani ukuze angahlukani lama thambo
Amathambo awahlangani umuntu esefile wena uyasiphuphela
Unesbindi nawe uwabonile amathambo espoki sikamfazi wavuma, nawe bazogeza amathambakho kungekudala
Sorry Cc asithembe uzoluthola usizo
Yoh ngaze ngakuzwelwa cc wam
Yooooo isgaxa esingaka
Isidumbu asiboli sinuke? Ngididekile?
First 1 to comment 🎉
🎉🎉🎉🎉
Baleka ngezinyawo zombili ccstaz coz nawe soon uzoba mathambamhlophe skeleton uzogezwa ngomunye SOON
true
Angambulala ngisho ecashile mekunesthonbe nje sakhe.
Shiya ntombo uzolandela
Usisi why engazange azbuze kwasekuqaleni uba why singazange singcwatywe esisidumbu
Maybe wamsebenzisela umuthi UCC ukuthi avume yonke lento
Yo kunzima guys
Ngiyawufuna u easy bet
Nawe uyokwenza amathambo baleka Sisi ngiyasaba nokuthi uzofuna ukukubulala ngoba usuyazazi izimfihlo zakhe
I LIKE YOU COMMENT ❤❤❤
Kwakungamele uvume kwasekuqaleni.
Kaze we Stheh ululam nini sins from last month unhlinhliza till today sthini esakho estori🤦♀️
Uzokubulala momentum ecabanga ukuthi uzomdalula ngoba ubusuwazi izimfihlo zakhe bhasobha cc
Once washada nje uzohamba emhlabeni coz lento isebenza ngomuntu oseganile
Kange ucabange njani ukuti utwele upinda uti mawuqala ukhuluma la uti yamsola ngokuti utwele kuyacaca mhlope ubaba ukuti wayebiza amagama anjengo jabharepente🤪 ngamagama ezipoki lawo ojabharijaja😂 nawe ke nkosazana uzobanjengamfazi nimane nimgeza danko
😅angingakasilaleli lesi-Story futhi ngeke ngisilalele ngikhomentela ukuzoktshela ukuthi amanga yinto engekho le aniyeke amanga, uTH-cam ugcwele nina ngalamanga enu ukuphanta kwenu kumbi madoda kuyanyanyisa✋
Ziyoyikisa ezizinto zothwala
Ifike kanjani kuwe ke nono boss le yakho hayboi kukuthanda zinto apha kuthi umntu ayeke le ayizeleyo
Iskeshi lesi
Sorry cc kuzolunga
Emakhaya kwanjayiphume lwaNkomi ZinyuPholishi Love❤❤❤
Dr 2+2 uzomsiza nakanjan
Sphe sengijoinile
Mmm naye uyolandela one day 😮😮😮
I joined
Nanamhlanje solo usagula weSthe?,sekmele usitshele olwakho udaba ngalomkhuhlane okubambile😅😅😅😅
Weeee ngangzoshiya ngsabone okokuqala sekuzoba nzima manje nawe usuyinxenye yemfihlo bhasobha ungalandeli
Sphe sengijoyinile
Suvuma nalomtshato cc, hlaumbi ebengaqali ubulala ngomfazi wakhe
How many first comments are there
Olandelayo ngawe sithandwa cz wabona into kwakungamele uyibone
Iyoo cc 😭😭
Cc ekuqaleni kwakumele usubone isimanga samathambo leso wahle watshiya wona umsebenzi lumuntu ukucele uthando efuna ube yi part of i life yakhe ngoba subone imfihlo yakhe
Baleka cc. Khohlwa ngengane ayizozakho
Yes
Le present why ibe slow nje hhay
Ayi bhuti asisayithembi thina lezitori zenu
Thana wena not thina
@@Sihawukelwe fuseg thana wena
Nami kunjalo ngiphoxwe uGwajo no Dr 2+2
Inking niyeka izinto enize ngazo nilale namadoda ABANTU wena weza kulomuzi uzosebenza wase usebenza nomlalo wakhona Zyakhala ke manje
Injalo nje
Cha washelwa nje straight musa ukwenza sengathi wadayisa ngoba ebona imali. Nawe nje ungaqoma ngoba labantu banezinto abazisebenzisayo ukt nawe uyengeke uvume
@@bonginkosinzima7110 mina angiqomi ngize ngiquleke am sorry 😞
@@businzama6939 😂😂manje losisi uqome Waze waquleka yin?ungathini nawe usuthola ukt lomuntu ozwana naye kwamanje wakusebenzela umuthi ukuze umqome?uyabona kwesinye iskhathi kulula ukusho into mayengazange ibhekane nawe,abantu abathwele kunzima ukubavimba mabekwenzisa izinto ngoba kunezinto abazenzayo ezizokwenza uvume ngendlela ongayilindele
It's always about ucansi😏
Hayi nawe uyokwenza kanjalo
Jehova 😢
Hay klk wena if uhleli klento kowenu bazocula amagugu elilizwe ube usispoki esise Roomin bhut akaphosisi xethi abantu abathweleyo aboneli
Ungabe usaya kuye baleka ngezinyawo zombie
Eish inkinga yakho uvele ukhulume kakhulu,sengsele ngayeka ukubuka lento
😂😂😂😂😂😂Aybo nalo easy bets uyisichitho nje
@@businzama6939 Ngiwunyanya kbi NJ lo eazy bet wakhona 🤮🤮🤮🤮🤮
Mfethu ukhuluma into ephaa ku 7minuts
Ey usizi loku thanda imali
😢
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
How to make withdrawal ku Easy Bet bhuti?