Inyanga yaseThekwini ivezi okushaqisayo ngokuxoshwa kuka Khumalo kwi MK Party.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 27 เม.ย. 2024

ความคิดเห็น • 93

  • @makhosazanemtshizane21
    @makhosazanemtshizane21 16 วันที่ผ่านมา +6

    Orlando sizobe silapho Viva MK Viva MK ❤❤❤❤

  • @TurboWealth_888
    @TurboWealth_888 4 วันที่ผ่านมา

    Unamanga Sangoma, hamba uyokhuluma le endumbeni yakho nemimoya yakho leyo. Uzoyiadvertiza nje wena la, ufuna amakhastoma nje kuphela. UJeso ne dlozi akuhlangani kanti futhi ubumnyama abuhlangani nokukhanya. Okungaphezulu kwa Mazulu ekukhanyeni akuhlangani nokungaphansi ko mhlaba ebunyameni. UJeso umuntu onsundu omnyama, akafuni thina bantwana bangampela bakwa Yishrael (thina sizwe esimnyama) sikhulume nabafileyo noma sikhothamele amadlozi. Uthi sizovusa imimoya ka Erebus noma imimoya ka Mammon noma ka Nyx singazi. Thina sihamba ne Nkosi uJeso kuphela.
    🔥🔥🔥

  • @HenryNyembe
    @HenryNyembe 17 วันที่ผ่านมา +11

    UGABHADIYA WAMADIMONI NAMADLOZI KING BHAKA! Thina sibuswa nguNkulunkulu uJesu Kristu, hhayi amadlozi kanye namadimoni. UNkulunkulu uJesu ubusa ngaphezu kwaMakhosi nemimimoya, namadlozi kanye nezithixo ezibunjiweyo. Kuyiqiniso ukuthi izinhlangano zombusazwe kanye nohulumeni ziholwa yimimoya, kusho iBhayibheli. Kodwa akusho lokho ukuthi bonke abantu baholwa yimimoya. Yikho kukhona ubungcwele namanyala, ukulunga nobubi emhlabeni. Umuntu uyazikhethela uhlangothi aluthandayo.

    • @jabusikhakhane1465
      @jabusikhakhane1465 16 วันที่ผ่านมา

      Amen...

    • @SyahNgubo
      @SyahNgubo 15 วันที่ผ่านมา

      Hallelujah

    • @fisanimasinga1818
      @fisanimasinga1818 9 วันที่ผ่านมา

      ​@@jabusikhakhane1465iyani enkonzweni ningahlanganisi izinto eningazazi. Lol

    • @princesskhuzwayo4422
      @princesskhuzwayo4422 8 วันที่ผ่านมา

      Babu Nyembe yini imimoya siqale lapho ukuze sizwe kahle

    • @HenryNyembe
      @HenryNyembe 7 วันที่ผ่านมา +1

      Princess Khuzwayo÷{"GUMEDE, QWABE, MNGUNI KAYEYEYE, KHONDLO OSidla behlezi bakwaPhakathwayo, Abathi bedla bebebeyenga umuntu ngendaba... Malandela ngokulandela izinkomo zamadoda. PHAKATHWAYO!"} OPHENDULA IMIBIZO UBHELENDE KAMLOTSHWA KAMAKHIWA WOSKHANDISA SAMAKHOSI ASEMANYAMANDENI! Imibuzo engizoyiphendula mibili, owokuqala:" Yini imimoya"; owesibili "Ayini amadlozi". INCAZELO÷{YONKE IMIMOYA ekhona idalwe nguSimakade-imimoya iyizidalwa, futhi iyaxoxa kahle noSimakade esihlalweni SAKHE SOBUKHOSI. USathane yisidalwa uyingelosi futhi ungumoya. {2 IZikronike 18: 20 & Jobe 1:6}. Imimoya ihlala emkhathini, emanzini, olwandle, emigedeni kanye nasezintabeni. Eminye imimoya isentshenziswa nguSimakade-kanti eminye nguSathane noma inyoka eyakhohlisa uEva ensimini yaseiDeni. Okokugcina, imimoya kayizalwa ngoba iyizidalwa, idalwe nguNkulunkulu. Kunobuhlobo obunzulu phakathi kwemimoya namadimoni. YEHLUKENE KABILI IMIMOYA÷[KunoMoya kaNkulunkulu-("Holy Spirit") kanye namadlozi (familiar-and other spirits), phecelezi amadimoni/amadlozi. Ngeshwa abantu abaningi bakithi kabathandi uma amadlozi ebizwa namadimoni, ngenxa yenkolelo yokuthi amadlozi NGABANTU asebadlula emhlabeni. Qhabo akunjalo! Ngeshwa akusimina noma iBandla elithi amadlozi ngamadimoni, kepha nguSimakade uqobo lwakhe osho kanjalo. Lencazelo itholakala encwadini kaLevithikusi 19: 31 uSimakade uthi, "Aniyukuphendukela emadlozini nakubathakathi, ningazingcolisi ngabo; nginguSimakade UNkulunkulu wenu." Aphinde akhulume uSimakade kuyolencwadi 20:27 Athi, "Owesilisa noma owesifazane ongenwe yidlozi noma umthakathi, uyobulawa nokubulawa, akhandwe NGAMATSHE, igazi lakhe libe phezu kwakhe. Lapha kukhulunywa ngomoya wedlozi ongene phakathi komuntu, okungathandeki neze kuSimakade, ngoba umuntu wadalwa ngomfakiso kaSimakade ezulwini, umhlaba ungakasekelwa, wase ezalwa emhlabeni ngowesilisa kanye nowesifazane izizukulwane kuze kufike namhlanje. USimakade unomhawu nomuntu ngenxa yomphefumulo WAKHE okumuntu. Sengiphetha, Mnguni kunenxenye yesithathu yezingelozi ezadingiswa kanye noSathane emva kwempi enkulu ezulwini. Ezinye zalezingelozi zibizwa namadimoni, okungahlobene namathonga noma abantu abangasekho. NGIYATHOKOZA IFINGQIWE LENDABA.

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud 16 วันที่ผ่านมา +7

    Viva the spirit of Harry Gwala OR Tambo Luthuli and Mandela.
    Viva ANC ❤

    • @pinkieluthuli5125
      @pinkieluthuli5125 13 วันที่ผ่านมา

      and the spirit of Presley kaSeme John Langalibalele Dube Winnie Mandela Robert Sobuko Chris Hani

    • @mRX-wu7or
      @mRX-wu7or 4 วันที่ผ่านมา +1

      Brother usese vision Nd mission akuseyon leyomandel Tambo wake up

    • @GoodmanMyeni
      @GoodmanMyeni 2 วันที่ผ่านมา

      Zishintshile izinto manjena 😂😂Vuka mawlele

  • @timgabemgabe6145
    @timgabemgabe6145 16 วันที่ผ่านมา +7

    Yekela uku analyser hlola usitshele okuzokwenzeka musa ukukhuluma okucabangayo

    • @victormfanafuthihadebe9443
      @victormfanafuthihadebe9443 16 วันที่ผ่านมา +2

      Akazi lutho loba ngabe uziqolelaabantu ahlukane nalododi athulelani ama spirit Uma u ANC udlala ngabantu

    • @jabusikhakhane1465
      @jabusikhakhane1465 16 วันที่ผ่านมา

      🤣🤣🤣

    • @muziwendodamthembu4476
      @muziwendodamthembu4476 6 วันที่ผ่านมา

      😂😂😂😂😂​@@victormfanafuthihadebe9443

  • @FisaniMngomezulu
    @FisaniMngomezulu 8 วันที่ผ่านมา +1

    Namanje usalawulwa yiwo njengoba esaqhubeka nenkohlakalo uma esetdhenziswa amaspirit akabuyi ngani axolise akekho umuntu oclean

  • @jabusikhakhane1465
    @jabusikhakhane1465 17 วันที่ผ่านมา +8

    Ngaze ngalimosa idata lam Jehova!!!

  • @FisaniMngomezulu
    @FisaniMngomezulu 8 วันที่ผ่านมา +3

    UJabulani ube week nje kwaphela

    • @pinkieluthuli5125
      @pinkieluthuli5125 4 วันที่ผ่านมา

      Akazange akwazi ucabanga ngoba ukuba akabanjwanga umuntu ubengawuphatha ushevu

  • @user-nf7jh4oy4e
    @user-nf7jh4oy4e วันที่ผ่านมา

    Bhaka okwakho njengomuntu obonayo ngabe usitshela ngekusasa ukuthi nophetheni ai ulokhu uhlaziya indavundavu nje

  • @thulanisimamane7145
    @thulanisimamane7145 6 วันที่ผ่านมา

    Uziphoxile nje u Khumalo ube ngumthengisi ongenasisa. Ubezoqeqesheka agcine enobuchule kepha waba weak. Ubevele ezoba yinkinga sesiqwala intaba yempumelelo. Hawu cha kumele ngabe uyaxolisa noma uyohlala kwelinye izwe nhoba leli lizwe awulithandi, unonya.

  • @thandiconstance1325
    @thandiconstance1325 15 วันที่ผ่านมา +1

    Wenziwa yini Bhaka uvele uma sekonakele thina sicela ukubona iMK kuballot paper hhayi okuningi sitshrle ukuthi kuzokwenzakalan ngeqembu lethu iMK siyibuya sikukhokhele inkomo yakho😂😂😂

  • @ThembaTsela
    @ThembaTsela 17 วันที่ผ่านมา +1

    ANC is causing confusion

  • @user-no6ik8kh2z
    @user-no6ik8kh2z 17 วันที่ผ่านมา +4

    Vivaaaaaaaa ANC 🖤💚💛 ✊✊✊✊

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 15 วันที่ผ่านมา +1

    Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10;1-3,2Corintians 11:12-15,Mark 7:7-9,13.

  • @lungizwane6876
    @lungizwane6876 15 วันที่ผ่านมา

    Ake sibuke uNkulunkulu enza umsebenzi wakhe. I know he bestows power and removes power when we begin to take him for granted.

  • @user-gt2xt1uk7y
    @user-gt2xt1uk7y 12 วันที่ผ่านมา

    Engikwaziyo mina unkulunkulu mukhulu kunalawo maspirit owashoyo weNzama

  • @FisaniMngomezulu
    @FisaniMngomezulu 17 วันที่ผ่านมา +1

    Viva MK

  • @euniceganede9261
    @euniceganede9261 16 วันที่ผ่านมา +1

    Umsangano nje lento ekhulunywa yilobaba, abahanbe bayoshona namaDimini abo abathandisa imali.
    Viva MK

  • @user-lv8ig8iz1d
    @user-lv8ig8iz1d 15 วันที่ผ่านมา

    Khumalo lungisa ungadidwa imali ungaqhathi osopolitiki udala undlame nkokheli

  • @user-ht1rm1sp7e
    @user-ht1rm1sp7e 17 วันที่ผ่านมา +3

    There's no manifesto that you will ever get ye MK

  • @junersangweni3126
    @junersangweni3126 17 วันที่ผ่านมา +1

    AKE niqhubeke nokukhankada nikhohlwe ilemfishimfishi😮

  • @SbusisoMkhize-jr2kl
    @SbusisoMkhize-jr2kl 13 วันที่ผ่านมา

    Ayikho into ayivezayo eshaqisayo la ngimuzwa ebangumsindo into engath Shu nengasniki mqondo kulembudane azam ukuyxoxa

  • @mzawuthethinzimande391
    @mzawuthethinzimande391 17 วันที่ผ่านมา +5

    Lona ave enza sengathi wazi konke

  • @ZodwaDube-tf8vm
    @ZodwaDube-tf8vm 15 วันที่ผ่านมา

    Hay nawe awazinex there's no one who is greater than GOD Zuma has colled by God not the ancestors of demons go well Msholozi Spirit of God is upon you forget the about the demons i know you believe the living GOD Amen 🙌

  • @user-by3yy9jx7c
    @user-by3yy9jx7c 16 วันที่ผ่านมา +1

    Bhaka kazi lutho isidomu esikhuluma kakhulu slima senja engenamazinyo😮🙃😕😞☹️

  • @bongamawela6339
    @bongamawela6339 17 วันที่ผ่านมา +5

    uZuma uhambe wrongo straight.😂

  • @zwelabantunxele6143
    @zwelabantunxele6143 15 วันที่ผ่านมา +1

    Kunjalo Bhaka kodwa ngsize ngiqonde lento,nguyena yini uZuma owayegula ngo 2021 noma omunye lona ompilinga kanganga ngomshini wami?

    • @lizwisiyaya324
      @lizwisiyaya324 11 วันที่ผ่านมา

      Ningagula kini anisindi?

    • @princesskhuzwayo4422
      @princesskhuzwayo4422 8 วันที่ผ่านมา

      We Nxele njengoba wena wawuphethwe izifo ezingaka ezibucayi walashwa , kwaphela nalokhuya kukhonkobala. Unayoyini irit kubobonke abantu ukusho lokho. Uyazi ngoze ngikukhiphele sma file alho vele uthule mfwe2 kuzokushubela

    • @jabusikhakhane1465
      @jabusikhakhane1465 8 วันที่ผ่านมา

      Haibo nengcindezi (stress) iyagulisa bo,

  • @mRX-wu7or
    @mRX-wu7or 4 วันที่ผ่านมา

    Muhgashongan before

  • @princesskhuzwayo4422
    @princesskhuzwayo4422 8 วันที่ผ่านมา

    Babu Nyembe ngikuzwa ubala namadimomi ukhulima ngani ngiyadideka baba awunabe

  • @user-gt2xt1uk7y
    @user-gt2xt1uk7y 12 วันที่ผ่านมา +1

    Kwakwa maspirit okwenzani wona lawo

  • @skkunene536
    @skkunene536 16 วันที่ผ่านมา

    Syabonga Wosiyana siyezwa
    Kodwa le yase goli e stadium ngisele kuyo hayi kabi isizathu I ANC isungulwe la e KZN nabaqali bayo abalana e KZN kungani ubone I goli
    Eka Bonginkosi ngiyavumelana nawe impela wayisho .ukhumalo aka kaqali siyamazi owangakithi ngase malini uyehluleka ziningi I tory zakhe uyehluleka Mina ngangazi ukuthi ngeke angcine kwavela imali abakhohlwe uyobadayisa bonke befe futhi .

  • @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
    @ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 15 วันที่ผ่านมา

    Ngicela umakhandakhanda my King😢😢

  • @user-gt2xt1uk7y
    @user-gt2xt1uk7y 12 วันที่ผ่านมา

    Unkulunkulu mukhulu ngisho kunamaspirit osebenzangawo

  • @vumilemjoli9979
    @vumilemjoli9979 12 วันที่ผ่านมา

    Umuntu othwele ukhuluma kanjan ngokusebenza komoya namadlozi

  • @phumzilebiyela3723
    @phumzilebiyela3723 17 วันที่ผ่านมา

    Kwenzakalan e Bloemfontein

  • @thomasmoyo1198
    @thomasmoyo1198 5 วันที่ผ่านมา

    Touch not the anointed

  • @preciousngwanr1826
    @preciousngwanr1826 15 วันที่ผ่านมา

    Hayi uqinisile ngiyakuvuma, thina sinaleyonkinga ekhaya siqhatwa amathongo amabi angena kubantu abenzise izinto ezimbi kuxatshanwe

    • @HenryNyembe
      @HenryNyembe 6 วันที่ผ่านมา

      Qhabo, akunamathongo aqhatha abantu, imimoya engcolile kuphela eqhatha abantu! Khuleka, ubize IGAMA LIKAJESU LINAMANDLA ikuxosha imimoya engcolile uma ukholwa! Uzongitshela.

  • @andilemathonsi8991
    @andilemathonsi8991 9 วันที่ผ่านมา

    Mxm ei ngaze ngaymosh idata lam

  • @phumelelezuma4472
    @phumelelezuma4472 12 วันที่ผ่านมา

    Uyahlanya wena

  • @user-mh7fj6bl6y
    @user-mh7fj6bl6y 10 วันที่ผ่านมา

    Weeeeeeee

  • @jamesntombela5553
    @jamesntombela5553 17 วันที่ผ่านมา

    Abafundisi kanjani baba manje,azifani lezinto

  • @shakambanjwa8984
    @shakambanjwa8984 16 วันที่ผ่านมา

    Uyadlala lobaba amanga uyageja ushayephansi kulokho usubonakale inhliziyo yakho

  • @user-qd3on1ul5d
    @user-qd3on1ul5d 15 วันที่ผ่านมา

    Wena awazi lutho nalemithi yakho engasebenzi udakiwe slima

  • @user-dl3ob8de1o
    @user-dl3ob8de1o 2 วันที่ผ่านมา

    Morning

    • @user-dl3ob8de1o
      @user-dl3ob8de1o 2 วันที่ผ่านมา +1

      Mina ngiyakuvuma washo MK iya E Orlando ❤❤❤

  • @BridgeCity-co9eo
    @BridgeCity-co9eo 16 วันที่ผ่านมา

    Uhlala usangana nje wena amanga odwa lawa

  • @FisaniMngomezulu
    @FisaniMngomezulu 17 วันที่ผ่านมา

    King uusho ukuthi ianc irite why manje ubonisa ukuthi uZuma uhambe wrong?

  • @ntombincaneaudrey1577
    @ntombincaneaudrey1577 15 วันที่ผ่านมา

    King Bhaka nt thos tym uyanhlanhlatha nj

  • @General_LG
    @General_LG 17 วันที่ผ่านมา +2

    uthini lomuntu okhulumayo,?

    • @jabusikhakhane1465
      @jabusikhakhane1465 17 วันที่ผ่านมา

      Nam bengicela ningitolikele ukuthi uthini

    • @mazwidekhumalo5831
      @mazwidekhumalo5831 17 วันที่ผ่านมา

      @@jabusikhakhane1465Hayi bengithi ngeqiwa inkotha

    • @QhawelethuNgubane707
      @QhawelethuNgubane707 16 วันที่ผ่านมา

      𝘼𝙮 𝙣𝙖𝙢𝙞 𝙖𝙣𝙜𝙖𝙯𝙞🙊

  • @NthambeleniRadiya
    @NthambeleniRadiya 17 วันที่ผ่านมา +7

    Dis guy he fail to lead south Africa so wht else he stil need to do nothing zero 😂😂

  • @jjdlamini7056
    @jjdlamini7056 17 วันที่ผ่านมา +2

    Supporting some political leaders is like vomiting food and eating it again, which is more than being foolish

  • @NdumisoZulu-di4dn
    @NdumisoZulu-di4dn 16 วันที่ผ่านมา

    Idlozi lakho liyi anc.

  • @jamesntombela5553
    @jamesntombela5553 17 วันที่ผ่านมา +1

    Idlozi lepolitiki? Kanti yini idlozi

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j 16 วันที่ผ่านมา

    Umkhonto we mk uzawhlaba i mk kungekudalanga awzuhlaba u Jabulani Khumalo yedwa olwa ne ANC uzimoshela iskhathi yi bulldozer i ANC

  • @MashiyaNgcobo-lb2rq
    @MashiyaNgcobo-lb2rq 16 วันที่ผ่านมา

    UKhumalo wenze into enyanyisayo uma ethanda ukuhlala ku ANC bekumele ahlale ku ANC hayi ayodunga i MK he was wrong too much, go to hell Khumalo

  • @HenryNyembe
    @HenryNyembe 6 วันที่ผ่านมา

    This man, King BHAKA must please define to the public the origin of, "familiar-spirits" {amadlozi} because he has made a false statement, claiming that political parties are controlled by the FAMILIAR-SPIRITS (amadlozi). He must please support his statement with tangible evidence. OTHERWISE, HE IS MISLEADING THE PUBLIC.

  • @victoriavh6486
    @victoriavh6486 16 วันที่ผ่านมา +2

    Animva ukuba uthini? Mna ndiyamva straight uthi sanukuyidelela I anc isenamandla 😂

  • @user-yu4pr6rp1j
    @user-yu4pr6rp1j 17 วันที่ผ่านมา +1

    Nazokeee iMK eyezigebengu vivaEFF viva❤❤❤❤❤

    • @thenjiwenxumalo8828
      @thenjiwenxumalo8828 17 วันที่ผ่านมา

      EFF yama foreigners njengoba oxhaswa umuntu oyedwa neANC

  • @khanyimbhele4661
    @khanyimbhele4661 16 วันที่ผ่านมา

    O

  • @nogolitwala5172
    @nogolitwala5172 17 วันที่ผ่านมา

    Uthini lomuntu

  • @mfundomagubane8499
    @mfundomagubane8499 16 วันที่ผ่านมา

    Losomathuba ongumakhadakhada yini engasho izinto zingakenzeki