Thanks much for the platform it helps ,educate us about life in general moreover whe learn xhosa and zulu since we are from different province's, danko keep it up
Yazi kunosisi nje osanda kuphuma lay'khaya e Vryheid manje nje ubefuna umqasho igama lakhe uNtombi manje uma ngilalela loludaba sengiyacabanga ukuthi hhawu kungenzeka yini kuqondane kube uye losisi 🤔 awuthi ngizoke ngimubuze isibongo sakhe ngoba i number uyishiyile vele
Ei bakithi kwabuhlungu yaz lobaba wamdayisa lontombii cishe lokhu wayesigqila socansi kulamazwe angaphandle 😢noko wayemudala phela lomuntu for ukuthi engaba lana e south africa kodwa angakhumbuli umndeni wakhe 😢noma wafa kudaala bambulalla
Yazi bhuti indlela oyixoxa ngaye indaba umuntu umenza ayibone awazi kwaleyondawo ebe engayazi.Indlela engizi enjoyer ngayo indaba ozixoxayo ngiye ngize ngizakhele my family emqondweni wami.Qhubeka nomsebenzi wakho omuhle❤
the best narrator i have seen/met kwi internet
Siyabonga cebekhulu nam ngiyayilandela I transformation love from eswatini🇸🇿🇸🇿
Amen 🙏 Mr Menzisto ukhule mfowakithi syabusiseka ngezinkulumo zakho ziyasiqwashisa
Siyabonga bhuti u are a very gud story teller, whose cool calm and collected ...salute ngalapho qhubeka nomsebenzi omuhle❤
Siyabonga bhuti🎉❤
Keep up the good work Mr Cebekhulu,niyasicwayisa ,phindze nisifundzise we learn a lot,siyabonga.
Sis Ntombi ngiyathemba uyaphila la ukhona, ngicela uwuthole lomyalezo wakho, ubuye la ukhona🙏🙏🙏💔
Yoooohhh kwanzima okwalomndeni, nami ngiyasola intombazane yahamba nalobaba kahulumeni
Koba kancane usaphila, ngoba nathi ngakithi emnambithi kwake kwafika abantu ngekhumbi ngo 97,bathi bafuna abantu bayobafaka emsebenzini ekapa, malume loyo owayisola lendaba, kwabizwa amaphoyisa bengazelele laba, afika amaphoyisa athi izigebengu ezinkulu, basinda kanjalo ngakithi
Mhhhhhh😳
Sabukela I Advert ❤and apparently they were advertising the page yala ngisebenza khona 👌Trending Talent😊
Laze lafana igama nomunye u Ntombi Khumalo engimazela emasosheni. Ngangisebenza naye e Lenz Military Base (Johannesburg). Ngamgcina khona ngo 2014 before ngiyeke emasosheni. But indlela amchaza ngayo lo Ntombi akhuluma ngaye abafani. Ngingazike noma ukukhula yini.
Siyabonga bhuti, awuqhubeke msebenzi omuhle.
Enkosi bhuti MC
Siya bonga Cebekhulu uyangcomeka umsebenzi owenzayo keep it up👏
Ayi bhuti wami uyakwazi kuyibeka Ndaba futh umuntu uzizwa ekuleyondawo cha yabekana sthomben❤❤ Kodwa Ntombi wahamba nalobaba owayezenz msizi akhiphe Ntombi bakith
What a sad story buyela ekhaya Ntombi bayakufuna ,Thanx bhut
Waiting for the train on the platform, aziye bab' Cebekhulu, danko❤, limpopo, really ❤ the show
Travel safe
@@mskhumalo5118😊❤❤❤❤ 2:17 ❤😂 2:19 😂❤❤😅😅❤❤😅❤😅😂😅❤❤ 2:35 2:36 ❤😅😂😂❤
Yaze ya bhlungu indaba yakwa Mntungwa, thanks for sharing mfowethu
Amen Mr ngyabonga kakhulu siyaphila ngawe ngokudla kwendlebe
SIKHALA NGE BACK SOUND. noma usephumile ejele umnikazi. 😮
Yona ibishaya ngampela leyana,yazi istory besibamnandi
Since ngaqala ukukulandela ngiyaneliseka indlela onesineke ngakhona mawubeka udaba lwakho, nami kunolunye olukhulayo ngizokubhalela if seluvuthiwe
Siyabonga MC
Siyabonga Cebekhulu,kodwa ukhohlwe ukuthi usizi lomndeni wakaKhumalo
😂😂😂😂😂😂😂
Ongowakwethu wena ❤❤ 4rom Jozi❤❤
Engathi engatholakala bakithi uNtombi...siyabonga Cebekhulu
Ngiyafisa ukubonangamehlo Mc nami ngingomunye oyilandelayo transformation life
Ewu bakithi kwanzima uNkulunkulu ozonceda lapha sesiside iskhathi kwenzeka
Dankie Mr Cebs
Lukhulu oluletha kubantu nesthombe sempilo esivela ngokunye kubantu nokuqwashiseka kokunye nokunye...okaMzilankatha kuningi akuncela kuzindaba ozxoxayo ezphilayo ❤....ubofaka namacontacts wakho noma we-Show
Siyabonga mfokaCebekhulu, asethembe nje ukuthi losisi usaphila la ekhona futhi sengathi engatholakala
what a touching story and i hope they find Ntombi, again MC keep up the good work
Indaba yabantu bakudala yokunganaki lobaba uye owathatha lengane wayishadisa lengane ekazi usaphila yini kwaze kwabuhlungu
It's exactly 30 years, making Ntombi 49 this year 😢
Ngoba wayekwithimba labantu ababuza ngobashona ezimayini,ngabe ayikho iList yabantu ababehambela leyondawo ngalesoskhathi mhlampe igama laloyobaba ukhona...eyiiii sewukusho nje😢
Iyooo what a sad story😢thank you Mc.
I am tswana but I am in love with nataring of this stories
This is a very sad story indeed thank you for sharing Mc
Siyabonga kakhulu ngezindaba ezithokozisayo nezivula amehlo kithina,zifundisana nesifundo ukuthi ungayenza into uwedwa kodwa ekugcineni iyokudla uze uyidlanze wena ubonwe izwe lonke..
Ayyy mina ngiyawusaba uNongoma ziyathusa nje izigameko zakhona
Ewu kodwa ngo Ntombi ay wathathwa ilelo qili elalithi limyisa emasosheni ngizoke ngiyibeke lendaba e Ladies House mhlampe avele nje asazi angizonaba kakhulu ngayo ngothi qaphu qaphu nje syabonga
Aicha Kuyazwela bakithi, asethembe ukuthi uzotholakala...
Lobaba wafika kaningana la ekhaya, akekho osakhumbula isbongo sakhe? Eyokudutshulwa komfana wabo, akuzange kuze amaphoyisa?😮 Kuyadingeka usizwe lomndeni for closure purposes.
Siyabulela buti ngendaba oza nazo❤❤
Ngibingelele Mc ..... siyabonga ngohlelo ...... siyabonga Mc .
Kanti abantu lokhu befuna ingoma silalela izinto ezibalulekile la akisiyo. i music channel le
Uyazi sekayacika lama comments ye music.....
Salute Mc ,,,,,, danki from Limpopo
🙆🏾♂️Saze Sabuhlungu Le Story …… But Kubukeka Like Lobaba Owayesebenza Ka Hulumeni Khona Akwaziyo 😢🤔 …
Thanks much for the platform it helps ,educate us about life in general moreover whe learn xhosa and zulu since we are from different province's, danko keep it up
Bra I have started listening to you and I am hooked cause you are genuine and bring stories that are true...
Ncela ikheli nami ngendaba elibuhlungu,
The way you narrator the story you make some of us want more lastly ubeka njenge li Swati you are slowly not fast
Sad story uyancomeka umsebenzi wakho bhuti umuntu uyafunda kulezindaba osixoxela zona❤
Keep up the good work my brother ❤
bafo ngisacela uvule imembership sijoin sikusupporte ngoba wenza umsebenzi omuhle, ngyabonga
Syabingelela uhlelweni lwaba buhlungu kakhulu lolodaba olwehlakalela umndeni wakakhumalo
Present Cebekhulu🎉
Cyabonga kakhulu bhuti Menzie 🙏🙏🙏
Such a informative platform❤❤❤❤
Engathi angatholakala esaphila 🙏🙏🙏
🤔🤔🤔hayi ngeke basebenzise lelo kama likantombi.maybe wathwala ngaye .it difficult to figure this out. Kubuhlungu kodwa
ngamuzwela loyo mama
Qhubeka ngomsebenzi wakho omuhle bhuti wami siyabonga izindaba osipha zona ziyafundisa
Sawubona bhuti cebekhulu ayi zimnandi zibuhlungu izindaba zakho angsapat eyengne eyapihlizwa yimoto ikhanda yoo neka bra aykhii zonked nje
Thanks!
Bhudi siyabonga, inkosi ikubusise
Impilo ave iyismanga for sure loyomuntu engab umzalikithi
1 day unkulunkulu uzophendula and kuzozwela kuloyo onesandla
Yazi kunosisi nje osanda kuphuma lay'khaya e Vryheid manje nje ubefuna umqasho igama lakhe uNtombi manje uma ngilalela loludaba sengiyacabanga ukuthi hhawu kungenzeka yini kuqondane kube uye losisi 🤔 awuthi ngizoke ngimubuze isibongo sakhe ngoba i number uyishiyile vele
Just did that bafo before ngibuje we appreciate you
Abaye ku Khumbulekhaya
You are such a good narrator. Lv your channel so much😊
Yazi Bhuti indlela oyichaza ngayo lendaba ungenza yizwe ngendlela eyanele
Ei bakithi kwabuhlungu yaz lobaba wamdayisa lontombii cishe lokhu wayesigqila socansi kulamazwe angaphandle 😢noko wayemudala phela lomuntu for ukuthi engaba lana e south africa kodwa angakhumbuli umndeni wakhe 😢noma wafa kudaala bambulalla
😢😢engathi ungatholakala mntase
Yaze yabuhlungu lendaba Mc😢
Mmm nkosi😢
SIYABONGA BHUTI
Libuhlungu loludaba mina ngingamsola loBaba owayeyobhalisa lentombi uma engazange waphinde wabuya emuva kokuthi inyamalale. Nokuthi akhethe yona zikhona izinsizwa kulomuzi wakwaKhumalo maybe wayesebone intombi
Present our MC,❤️
Ninjani bana ngisacela kungenelela lapha ngabe likhona yini i id kantombi ngizocela ungiphende mfowethu makumgenzeka
Evening, siphakathi inside representing Verulam.
Syabonga bhuti
Kuningi esikufundayo
Awm yabuhlungu indaba lentombazana uma isaphila ino 50 years manje akekho umunye ongabona noma angase azi lomntwana noma lomuntu wesifazane nalendida ngaphandle uma umama wayo aye eNKOSI USHEMBE UNYAZI LWEZULU liyomtsgela ukuthi wadliwa yini nom washonaphi abuze kubantu abangama NAZARETHA abasonta KASHEMBE bayomlayela ukuthi iNKOSI i ngakuphi😢😢
Yhoooo💔💔 bakithi ayi ngeke yilo baba owathatha ingane wayoyiganisa akunabusotsha laaa
Kwanzima koMbulase kwabuhlungu
Kwaze kwabuhlungu😢
Abanasithombe nje
Danko bafo❤🇿🇼🇿🇼🇿🇼
thank you guys for liking kuhle kakhulu bafwethu thank you so much kwande bafwethu
What a sad story sesiside isikhathi sengani umlayezelo ungafika lapha akhona uma esaphila
Sithandazela ukuthi angatholakala
Up lapho 🎉🎉
It's very interesting
Kwakugcono ngabe wamthwala
Ngoba kwakwenziwa ngalezozikhathi
Abazali
Bazi
Ukuphi
Ngoba ubaba wayesebone umfazi
Ngiyasola wamenza imfazi wakhe
Wabona le ntombi azothi sukum mkami bakubone
Syabonga mfo kaCebekhulu
Kukhona u ntombi obuya kwanongoma o shadeyi doda ebuya e lipompo polokwane kodwa seya shona le ndoda yakwa dude.
Kaze Ntombi ukuphi.Naye lobaba owayenaka ingane kangaka eyibelesela ngomsebenzi uphi uma kunjena isono izinto ezenzeka emhlabeni.Kwaze kwabuhlungu indaba kantombi nkosiyami.Sengath u Ntombi angathoĺakala
Nkosiyami ngoba zikhona ilwane ezisizakala ngomuntu uma enenkingeni
Interesting
Uma benaso nesthombe sakhe uNtombi,basize babhalele kuKhumbulekhaya MC,mhlambe bangasizakala
Umuga 😢
Sengathi engatholakala bakithi😢
Kwanzima💔💔💔💔💔💔💔
Sicela usibuyisele leya background music 🎶 please imnandi
Ei ziyenzek izint kwaNongoma!
Maybe with her photo, she can be recognised quickly