Thiscso nice. The interesting thing about it is that they blame the ANC and Ramaphosa. Yet it was them who were saying the ANC must concentrate on itself and stop bring Mk and Zuma in their affairs. Today its their turn. Cope went thought the same process till it degenerates.
ma MK asimdingi loyo Ngizwa wakhona mabhinca
Cha cha ningambizi ngebhinca uNgizwe, uNgizwe isangoma, uma eyinkosi, uyinkosi yezangoma😂
Siyabonga Godole ukuhlonipha abesifazane kodwa asmdingi u Ngizwe viva Mkhonto Alluta Continua siyanqoba Mkhonto 💯
Ungizwe akayidingi inhlonipho uyixoki nje nokungahloniphi abantu abadala
Angimfuni uNgizwe.Ngiye ngibone uhlanya nje .Ukhuluma kabi
Ungizwe uyefana nje no Khumalo amaxoki
Syabonga GODOLE , muhle umsebenzi wakho , izinkulumo zakho zikhombisa ukuzinikela kuMkhonto 🤜🏿💪🏿.Sesilinde u 29 May sijabulise uMsholozi wethu ❤
We Siqesemfene hamba uyoxolisa Ku 3sec ngeke ubelutho mfana wami uyonyanywa yibo bonke abantu la emhlabeni.
Futhi nje owethu bakithi
Manje ungizwe kmele abe i MK ngenkani,, niyanya straight, niyamhlanyela ungizwe,
😂😂😂
I'm asking de same question!🤷
Asimfuni ku Mk butesikushoyoakayeke ubumenemene
Asimfuni ku Mk butesikushoyoakayeke ubumenemene
Godole mfowethu ningakhohlwa abalala emgwaqeni. Abeze bazovota viva Msholozi ❤🎉
Zabeka kahle insizwa more special ugodole siyabonga nsizwa
UNgizwe uyeyisa, inhlonipho ayimfanele nje. Ixoki💚🖤💚🖤
Ayi bafwethu mina nginitshele nje iqiniso, ungizwe akaphilile ngekhanda uwuhlanya nje, nina imanimubona manje kudala thina samazi kusuka esesokhozini wayenjena nje, akaphilile lomfo ngenqondo
Ksasa uzothuka iSilo
Uqinisile lapho uNgizwe usazothuka isilo ngempela
Kungafanele amabutho amphonse isagila ezimbanjweni
@@ntombifuthimthabela672 inkinga bakhona abamhlekelelayo nabamncomayo enjalo ebheda
Uqinisile
🤞
Saze savelelwa ngumkhonto Bo...khaniyeke U Ngizwe enze akufunayo
Nje!... after all we live a free democratic country 🤷
Ma MK uhlobo lwalomuntu olunjengo Ngizwe akafuneki ku MK uyixoki kakhulu
Siyabonga Godole uNgizwe asimdingi emkhontweni
Hayi Nkosi mpela, yabona iChunu lidaliwe nje ilohlobo lomuntu omuthiwa heya kanusho loyo u gamnaki akasanakwa velunje, bt nami leli lobuxoki ngyamgixabeza ngalo hayi ngoba sfuna ayenfenkani inhlanganweni kodwa hawu, nebhinca elithi liphethwe uye hayi ngeke....
Lelobhinca eliwuNgizwe asildingi nje la ma MK
Asildingi vele, kwayena akazazi
@@dalsientando1209 🤣🤣🤣
Asidingi ngisho ivoti lakhe
Uyisoka mfowethu uGodole nensizwa onayo,impela zikhona izinsizwa mina ke cha angikho kupolitiki kodwa-ke kumnandi ukulalela ukuhlakanipha kwezinsizwa. 🙏🏾
Syabonga Godole ungizwe uhlushwa isisu nje ufana nokhumalo
Ngeke ngizkhathaze ngohlanya
Godole ukhuliseke kahle Mfana wami uphiwe engqondweni inkosi isibekele wena myeke uNgizwe uyayazi into akayenzayo thina asimeni lapho esimi khona kuMkhonto.
uNgizwe uqhatha izwe
Ithini igama le album ka Ngizwe and musani ujovizwe
Wayeshilo kodwa ubhuthi khuzani wathi ixoki ungizwe
Nimfunani u Ngizwe Abe Yi mk ngoba ningama mk phumani kwi politics if anizi qondi ..u Ngizwe udinga nje I respect ye choice yakhe
🎉🎉
Kusho ukuthi wasapotwa nguwe kuphela hayi thina
UNgizwe usethuka uMsholozi ay bandla kubobonke uMsholozi wazidela waya ecourt ukumeseka
Wayeyoseka umkhaya wake ayinto eyiphutha lapho.
Kungani kanti abantu baphoqe uNgizwe kuthi asapote MK
Kodwa ngizwe wabanjani khuzeka uzozisola
Ngiyabonga ntatheli ukubuza kuthi Kungani kunconywe ukuthukwa kukaRamaposa noBheki Cele bekuhlekwa nj kuyihlaya Kungani manje bakhulume kangaka uma esencokola ngomkhulu Zuma
Mxmmm mk yani yona leyo
Wena owekwenzani nje.Ubaluleke ngani nje?
Akaphili this man
Sezikhuphike kumina u Mchunu Kade ngimthanda hawu Ibiza Bani ngan haibo
Bafowethu mxoleleni lomama ongumaMchunu ngisho ekhaya kubo unjena inhlonipho akanayo uyisiphusha nje nd akalona ibhinca
Uthi owesifazane akakhulume ohambisana mawe lungisa lapho mfowethu is 50/50 @ mzansi
Bafowethu ngiyayithanda lenkulumo...yibani nenhliziyo mabakhulume loludaba..UZuma waphuma enkandla waya ngqo ecourt ukuyosikela uNgizwe. Ukuphuca imoto akungeni kuloludaba indaba ukuthi u Ngizwe kubi kakhulu lokhu ukuthi ahlambalaze ubaba uZuma emdala kangaka...kwaZulu siyamhlonipha omdala kodwa ngempela u Ngizwe kubi kubi kubi lokhu akwenzile kuZuma..Ngiyavuma mfowethu u Ngizwe kulokhu uyabheda...uMtolo lo we anc noNgizwe amathi nolimi...lapha unikeziwe imali u Ngizwe ngu Mtolo....Phakamani mabhinca singahlukaniswa nguNgizwe..ngicela simvikele umsholozi ngowethu...
Bafowethu uma ethi akezi kulungile phela ngeke ume umncimbi ngaye
Wenzeni ungizwe kumele ebe I mk ngenkan yin kahleni ukudakelwa ungizwe
Yimpi yase natal, seyilungile bayilungise bona nama Bhinca ka Ngizwe
Nanihleka nakadelela abanye
Akahambe akahloniphi vele
Kepha kuthiwa abantu ku Mkhonto abantu bayazizela iphi inkinga if u Ngizwe ebiza imbizo yini inkinga lapho
Ize nje Ingabizwa nje lenja ewungizwe.....nimzwile ethula untuthuko Mahlaba ethuka uZuma.
Wena ungenaphi ungizwe ixoki kwaphela vele asimdingi into ihamba exabana nje nabantu afika Kubo yibhinca yisangoma asizingeni
Ngempela Ngempela izingane zakhe zifundani kuye
Yeyi angakwenza lo akahloniphi muntu shem
Ungizwe igolo nje finish
Yebo uNgizwe uya ngesisu kodwa kanje khona la ageja khona
Zadlala kamnandi insizwa
Umdodovu🤣🤣🤣ayikhale njengomtamp0
Hhayi hamba uye lawuthanda ukuya khona. Ungizwe konke akwenzile kuryt.
Ngizwe uzizamela udumo bandla myekeni ngiyanicela usizi lubhalwe ebusweni nje ku brothers
Godole wethu neMK yethu woza 29 sizobe sigwaza nje straight
Kahle Kahle umama wesizwe uNgizwe yazi sevele Waze wazehlisa kumina uyaphoxa nx 😮😮
Wayeshilo uKhuzani ukuthi ungizwe uyixoki
Cha siyamubonga uNgizwe no no akafuneki umuntu onjengaye unolimu olungaqoqekile nokuba yixoki dank
awu vele ngizwe iphixiphixi
Okona kuhlonipha kukulandela I mk 😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂😂.
Anisiyeke ngenhlanya pls.Sifuna abaziyo ukuthi babhekephi bafunani
Kodwa ke ukuba nimbizile naye uNgizwe abekhona ayphendulele lento eniyenzayo ukuhleba njee😮😮
Uyiqhawe mfoka kaMchunu uyinsizwa, izwe lonke likhuluma ngawe nabangazi ukuthi bazothini sebayasho.
Ri a livh😊uwa. This will help our nation a lot. Right of person.
Godole iyekeni lenja uzoyibona isikhonkotha maduze nje ngoba iyinja asambe ma MK siyekhona
Siyakuzwa ugodole ngomsebenzi omuhle awenzayo siyamtusa ngiyanthanda kakhul ugodole
Respect is the best
Ixoki vele ungizwe
Big up Godole usebenzile mfana lo,
UNgizwe uyeyisa akahloniphi uhlaza amabhinca
Tribalism xeim iyanibusa
Eyi ithanda ukuba nzima indaba kaNgizwe ngoba uyidlalela ukuxakeka umfana wasemachunwini kukancane aphikisane nomuntu lzomnika imali njengoba kwenzeka nje nakuMalema kusazophinda nakoMtolo futhi😂😂
Lendoda ifuna ukudingisqa kwelakwa Zulu Natali
uyixoki elidala uNdive
Ungapha nangapha akazazi waza wayphixi phixi bo
Mhliseni maBhinca loNgizwe kanti isihlalo sobukhosi yini lesi.Iphixiphixi uyafana noKhumalo.
😂😂im enjoying dis
It's a joke am also enjoying and I'm waisting my Data 😝😝but am enjoying the bhosha things 😂😂
Thiscso nice. The interesting thing about it is that they blame the ANC and Ramaphosa. Yet it was them who were saying the ANC must concentrate on itself and stop bring Mk and Zuma in their affairs. Today its their turn. Cope went thought the same process till it degenerates.
Mabhinca vulani amehlo sizonithengisa lesithuphethu esingiNgizwe.
Ngizwe Ramaphosa akahambe aye ephalaphala
Eyi uNgizwe useyabhampa manje kushuthi bamkhokhela kuANC Cha Uyixoki ngathi engamxosha amabhinca
Ungizwe bakwethu uyisphoxi uphoxe uMsholozi ngenxa yendlala kmele axolise kuMsholozi ixoki leli umzulu attack umzulu voetsek ngizwe
Mina ngicel'ukubuza nje amabhinca ayi mk wonke yn bafethu?
akekho oshonjalo
Niyamsukela u Ngizwe ..coz wonke umntu une wright..also no Ngizwe unalo ilungelo lokungahambisani ne mk..phumani nje ku ngizwe
Uyabheda lona akabizi ngani kowakhe umcimbi
Ungizwe isiphukuphuku inja
Uzozabizwe ngobani ku mk akubizwa muntu siyaziyenayen ingoba ewuban ezozabizwe akukhon munt obize ngizwe futseng
Yekani ukubanga umsindo kuzobonakala ekuhcineni
Ingathi nifuma yonke elixoki u Godoli
Mtshele mfoka Nkomgodole
Ngakithi umntu omdala uyahlonishwa
Kanti wabadlelani ubaba msholozi nkosi yami
Wadla imali.namandiya uEskomusenkingeni ngaye lomkhulu
Ngizwe uyiliphi ngoba Wena usekeliwe u Zuma
akukho okubi okwenziwe
uNgizwe.akabulalanga muntu.
Ungizwe akahloniphi sdalo, and unabo ubuphixiphixi nobukhothanqoko nobungede unabo futhi
UNgizwe izenzo zakhe nokunga hloniphi kwakhe uma nje siyibeka eceleni nje I ipolitiki wenza ubuhlongandlebe aphinde Abe yihlazo esizweni samaZulu mina nje ngiwu Zulu uyasiphoxa kwathina (nakumabhinca) uqobo lawa athi uwaphethe akuqali manje kade aqala uma ukhuluma iqiniso noma ubeka uvo lwakho kunezindlela zokukhuluma hhayi uvele nje ugibele emakhanda abantu noma ikanjani kodwa yena njengo Mongameli wamabhinca uwadumisa kabi ezweni
Ufunani ku Ngizwe
Ubhuti, ey umfana lowo akho bhuti la
Hamba ngizwe landela u khumalo anc inikhokhele.
Ayikho leyento uyishyo zalo. Ziyakhala manje kuMKP. Yekelani iANC nilungise izinkinga zeno. Yonk'inhlangano yezepolitiki inenkinga zayo. iMK ayihlukanga nezinye inhlangano. Kusazoshuba.
@@elvinnybonjovi10uyahlanya wena slima
Wescroplap, popayi kaZuma, awunamahloni mgodoyi. Ngiyisilima ngoba eyam inkulumo ihlukene neyenu? Usangene yini.Yilungelo lam ukusho into esemqondweni wam.Angisona isthuphunga sakaZuma mina.
Ngeke ngizwe likulahlile, kaze uyindoda enjan emndenini wakho, kodwa washo uwelile ngyawakhumbula amagama akhe sangamnaka🙆 uyasithengisa, usifaka emasimbeni siwabona, awusilo ibhinca wen...
Najabula nje eThuka i EFF... ibambe ngakho.
Hawu basile akabathuke nabo😂😂😂😂😂😂😂.
Seconded bhunty ungizwe vele woniwe yithina sahleka ethuka Abantu make sekubuhlungu Uma esethuka umsholozi asingakhethi iphela emasini uyedelela longizwe