Siyabonga mama 🙏🏽. Wathi ngi phoune kulesibili kodwa awuphenduli. Ei nale video ngathi ikhuluma nami nje. 😭 Ae mama mina ngikhathele yazi! Kubuhlungu!. Ku ningi.!
Hello maMbotho, mina ngicela ukubuza ukuthi uma ungu mlanjwane ukhulele ko malume uxhumana kanjani nama khehla aka baba wa bab'wakho? Amakhela akudala impela, usebenzisa ikhandlela(uma kuyi khandlela which color?) or impepho?
Sisi Hlengiwe savelelwa yingozi nezingane zami .ubaba wami wabulawa wumndeni wakhe nge poison washona same time .umama wami yena wathwetsulwa yindoda eyamshada after my father kumele ngenze njani. Impilo yam ayisafani nhlobo ngisaba abantu ngizifuna ngingedwa ,angifuni abantwana bam angifuni bahlane nabantu siza please anginabani we .ngihlezingikhala for the past 15 years kuze kube yimanje
Hai yazi wena cc angazi wathathwaphi kini, ukhuluma izinto ezijulile bt umcane ufundisa abantu abadala,, uJehova akukhulise akubusise syabonga❤❤🙏
Amen! Ngiyabonga izingelosi zakho ngokusipha Wena.Nginenkinga yengane ngayiphupha ilahleka.Isiqalukwenza izinto ezingixakayo.Ina 12 years, umfana..Bekuyingane ehlala use Khaya njalo kepha manje ayisahlali, ngisho iphuma esikoleni.Iza ngokuzolala.Sengikhuze ngashaya sengize ngiyabuka.Ngisize, ngingezwa nalapho ukhona Uma kwenzeka.Ngiyacela ngisize.
Amen mah bengisacela ungichazele kahle ngale yengane oyiphupha ilahleka ngoba nam eyami ngijwayele ukuyiphupha ilahleka futh ngiyibone kuth izinto ezenzayo kungathi inobusathane koda usemncane nginethemba ngizolithola usizo Amen
Siyabonga ,waze wayichaza kahle indaba.❤❤
Ngiyabonga❤ ngifunda okukhulu ngesimfundiso zakho Dadewethu. Inkosi Nezidalwa zize zikubusise zikwandisele konke okufisayo❤
hi cc ngicela kubut kutsi kushokutsn kuphupha ushaya bantfwabakho ungatsi uyabakhut .. nekubaphupha bangena estiben ungaphidzi ubatfole like batsetfwe yinkomo yamgenaneye khon
Waze,Wali khuluma qiniso syabonga thokoza gogo🎉🎉🎉🎉
Syabonga gogo ijwelekile leyonto kakhulu...abantwana vele abantu abadala baziveza ngabo kakhulu.
Sawubona.
Izinto ezishiywa umindeniyethu.
Kumanje kunjalo nje.
Imimoy nemiyoya, emihle nemibi.
Manje akhukho okuhlanganayo.😮❤
Syabonga kakhulu gogo inkhosi ikubusise waze waseweza
Siyabonga kakhulu mama❤ ngicela isikhathi engingakufonela ngaso ..Amen
Lwesibili
Nami Ave ngfisa ukuxoxa nawe
Kunjani maMbotho ngikuzwa ukhuluma ngokuthatha iqhude ukuyobonga emsamo maybe uma ingane yenzakahle nasesikoleni engifuna ukuthola usulithathile wayobonga ngalo emsamo after usulenzenjani leloqhude?@@hxmbotho3458
Thokozo mtanami waze wasivula amehlo ngemfihlakalo yasezulwini ,iyezwakala inkulumo yakho sizokwenza njalo sibheke bonke abantwana indlela abenza ngaye ,akwande Hlengiwe inkosi ikubusise ngezimfundiso zakho ezakhaya besingaqondi ukuthi abantwana bayisimo sabadala esebadlula 🙏
Gogo ngicela inombolo yakho ukuxhumana nawe. Siyabonga
Hei Gogo Siyabonga ngemfundiso entle🙌
Mmmmm siyabonga maMbotho impela lezizinto ziyenzeka kakhulu emndenini ,emalangeni nje sixoxa nomunye wasekhaya kukhona ke lo other uyakweletwa ngomunye ngoba ehawukela ukusebenza okuhle kulomunye ,futhi ke eqamba nje ,ngithi mina hhayi lomuntu uzoyiphila lento mesehambile emhlabeni, ungamniki ,ngoba kuyothi siphethe inhlahla yezingane zethu aziqhwage endleleni zingafiki kubo ,kodwa ngokulunga kwakho uthi hhayi kulungile, so ke ngaleyo ndlela abantwana abanye bayohlale becindezeleka ,ngiyabonga MaMbotho
inkinga yodwa mfwethu kodwa ngizokwenzela ivideo yokuthi umuntu onjalo umenzanjani umhlula kanjani
Siyabonga maMbotho ngezimfundiso zakho ezinhle.
Sicela usiphe inamba yakho.
Umama wami akangithandi nakancane noma ngingenza kahle kanjani. Naye uyazikhetha izingane khona azithanda kakhulu kodwa zibe zingenzi kahle.
Walibeka iqhiniso laqhonda qho Mambotho ❤❤❤❤❤❤❤
Siyabonga mama 🙏🏽. Wathi ngi phoune kulesibili kodwa awuphenduli.
Ei nale video ngathi ikhuluma nami nje. 😭
Ae mama mina ngikhathele yazi!
Kubuhlungu!. Ku ningi.!
mfwethu ngyazi ngathi ulwesibili ilona esingitholaklala ngalo baba baningi abangifonelayo ngalo ulwesibili kodwa basale abanye inkinga ngyafunda kanti kunemisebenzi engiyenzayo nsukuzonke siba ncane isikhathii engisitholayo efonini mfwethu kodwa ungapheli amandla ufone ngiyolubamba ucingo
Ngiya Bonga mama . Ngeke ngi phele amandla 🕯️🙏🏽
Siyabonga Sisi siqela ukufona ngizamile ayiphendulwa
Please share the number mtakama
Thulisile skhakhane uligaz lam
Amen Gogo ngicela ungiphe inumber yakho
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10;1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Amen Gogo
Amen makwande mama sizuza lukhulu kwikhasi lakho
Ei waybeka maMbotho. Yey, uma ukhuluma syaphila Nkos yami. uNkulunkulu akugcine njalo nje...🙏🏽
Siyabonga kakhulu sisi ukuhlezi usivula amehlo ungapheli amandla
UMdali akwandiseli izinsuku Dadewethu, akwandiseli nobuhlakani💡. Izibusiso zehlele kuwe nakho konke oku fisayo empilweni kube yimpumelelo. 🙏🏽
Amen
Syabonga Mama ave usisiza 🙏🏾
Ngyabonga mfwethu
Ukuphupha umngani wakho enedamu alingcolile efuye kulona izinhlazi noma ofishi athi ungikhombisa bona ngabe lisho ukuthini
Siyabonga mambotho kakhulu ngosizo lwakho uyasisza kakhulu
ngyabonga mfwethu
Ngiyabonga cc ngifundile ngizwile
siyabonga Mabhotho,ave ungalubambi ucingo😔Everyday hlezi ngizama ukukfonela lutho
Nami hlezi Ngizama 😢
Akwande Gogo. Please speak about isiphethu samanze on your yard
Thokoza gogo ngithanda ukubuza ukuthi uma uthi uyohlambulula abangasekho kuvele kuphambane izinto kungani ngisho kanje kungoba ngiye ngalahlekelwa umnazaretha makumele ngiyobhabhadiswa ngagcine ngiqhoke ekungasi owami
Thanks
❤❤
Lendaba inzima ngibona ngathi konke okukhulunywa ngi cc hlengiwe ukhuluma nami ngikuleyonkinga sihambe ngakhathala ngizaa lutho sizo
Cc Hlengiwe ,Ngicela ucingo lwakho.
Kushukuthini ukuphupha kuthiwa ukulelwe😢
Sisi Hlengiwe utholakala kanjani
Iqiniso elingephikiswe like ukhuluma ngalo uqhubeke nje nokusiza imiqondo yabaxakekile MABOTHO
Siyabonga make Mbhotho siyafundza lokuningi
ngyabonga mfwethu
ngyabonga nganeyakwethu
Sbonge maMbotho ngokusiphakela. Cha Mina ngiyamvuma uNkulunkulu wakho nedlozi lakho. Uphiwe mfethu. Futhi awuqambi manga. Vele lenkulumo oyikhulumaya injalo siyayibona iyenzeka ngempela. Yikho lokhu kuthiwa umuntu ufuze bani . Mina ngiyazibongela mfethu ngokusikhanyisela. Uyisibani, ungumbhoshongo umthombo wolwazi. Awake ungihlephulele nami lololwazi olujule kangaka 😂❤
Sawubona sisi, ngicela ukubuza ukuthi utholakala kanjani noma uyakwazi ukufoneleka
Inamandla lenkulumo yakho, sisi futhi uma ngikubona sengathi usemncane, kodwa usufundile kakhulu ngempilo nangezinto zikamoya.Umkhonyana ozomthola oyobe ubusisekile ngomuntu ofana nawe futhi ngeke aze ahlupheke kakhulu ngokukufundisa ngesimo sempilo ngoba usuyaqonda ngezinto noma ngezimo eziningi zempilo nezomoya nami sengathi ngingazitholela umuntu ofana nawe nje kanje umoya wami ungahlale ujabule zonke izinsuku ,futhi ungajabula kusukela ekuseni lizeliyoshona,phela angeke sikhohlwe ukuthi umuzi wakhiwa ngenhlakanipho yabantu abaziqondayo zonke izimo zempilo.ngiyabonga
❤
Uthi akumelanga ube um fundisi cs uyachaza shame. Unezimfundiso
Ngicela inombolo yakho Mtaka Mkhulu
Sawbona hayy uphiwe uNkulunkulu akugcine
Molo sis ndiyakubulisa kuyaphileka nha kodwa ..woo sis lencoko usixelela ngayo kunini ndiyifuna kuthi ndingayixelela bani nha ngoku naku uyixela sis qhubeka usixelela ngemfihlelo ozifumana kubantu badala bakokwenu konke okutshoyo kunjalo kubantwana bami maphantsi bakuni mabakwandisele qhubeke ye phambili ❤
Hallow dadewethu ngicela number yocingo lwakho
Ngingaluthola ucingo lwakho kunento okhulume ngayo inkinga enginayo Leyo
Ngifisa kakhulu kuzokbona. Ngabe kmele ngiqale ngfone kqala noma ngingafika ngogafonanga. Pls reply kuyaphuthuma
Saswbona sisi. Ngicela ukubuza ukuthi uyamgeza na umuntu owendelwa yiwele bezelwe, ngiyabonga
Ngiyabingelela maMbotho Siyabonga Kakhulu. Waze wayisiphalaphala Sisi wethu🙈.
Bengicela ukubuza lapho! Lapha ekhaya sisanda kufika endawena manje sixakwe ilezilwane okuthiwa amabanda, abanye bathi intulo. Ingabe kuchaza ukuthini lokhu Sisi?
Neziqandu futhi, siyazikhipha endlini, sibulale indlu yazo size siyifuthe ngo Poison Kodwa zilokhu zibuyile, kukhona ikamero esesazi ukuthi eleziqandu🙏🙏. Ngiyabonga kakhulu Sisi
Camagu Ndlondlo ndicela ubuza umntana kaCousin wam osewa shona ufana ncamashe naye uhamba ngendlela ezibhedayo and nalapho kowabo bakhule kanjalo kungavanwa endlini ngoku bashona abantu bakhona abadala ngoku bashiyeke kuMama wam ondizalayo ngoku ndicela ubuza angakwazi uyoyibika le ndaba emsamo kodwa bona isibongo sabo ngo Dlamini ngoku iworry yam uyile ndlela uchaza ngayo ngoku uMama angambika cz ungumntana ohluphayo kakhulu uneminyaka engu 8yrs kuphela Camagu ❤️👋🏿👋🏿
Sawubona Gogo please ngicela inombolo yakho bakitsi
Uyichaza kahle ngicela inamba yakho makungenzeka hlengiwe
Akwande, uma ngaphansi kwezinyawo ku vutha kusho ini? Azisi buhlungu, kodwa zino kuthi ngilele zivuthe
Ngisacela inumber yakho yocingo
Sisi mina ngifuna size konakele emsamo kunomsindoekhaya akuzwana
Molo sis Hlengiwe ngicela ukubuza kwenziwa yini Uma uphupha useskoleni ubona imibala Yama crayoni
Hello maMbotho, mina ngicela ukubuza ukuthi uma ungu mlanjwane ukhulele ko malume uxhumana kanjani nama khehla aka baba wa bab'wakho? Amakhela akudala impela, usebenzisa ikhandlela(uma kuyi khandlela which color?) or impepho?
Ngicela izinombolo zakho.
Hello Hlengiwe how do I contact you
Sisi senginamalanga ngikulandela loku okushoyo yiqiniso umama bekangangifuni kusukela ngimcane until ngaze ngakhula ngaba nomuzi wami loku kuze kwawela nasebantwaneni bam ekugugeni kwakhe ubenakelelwa yimi waze washona udade wethu lo bekamthanda kakhulu akazange ngisho nase mngcwabeni ka mama kodwa mina ngizamile noma bekangangifuni
Sawubona mambotho ngempela awusa fonelwa yini bengi cela ukuza lokho nje kuphela
ngyafonelwa mtakababa kodwa ngithatha abawu 6 ngosuku mase ngolwesibili kuyima ngithola usuku lonke lokuphendula ingcingo kuseyiyo inumber ukuthi nje sengithatha abancane ngoba ngenza imisebenzi eminye ngaphandle kwalo
Sisi Hlengiwe savelelwa yingozi nezingane zami .ubaba wami wabulawa wumndeni wakhe nge poison washona same time .umama wami yena wathwetsulwa yindoda eyamshada after my father kumele ngenze njani. Impilo yam ayisafani nhlobo ngisaba abantu ngizifuna ngingedwa ,angifuni abantwana bam angifuni bahlane nabantu siza please anginabani we .ngihlezingikhala for the past 15 years kuze kube yimanje
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uzingela nezinja ubambe uchakide?
Masibonge maMBOTHO wayiveza imfihlakalo inkinga exaka iningi emindenini nakumphakathi.
Hayi kuyezwakala cc uyibekeyacaca sihlutshwa amacala abokhokhobethu
Awusa thola kanje e foni
Thabani ngizokufonela manje nje bhuti at 8pm ngoba nginaso isikhathi okwamanje
Ngiyathemba kuyaphileka Mama, Ngiwathola njani ama phone numbers akho?🙏🏿
Masibonge ma Mbotho bengisacela ungisizi ngeli phupha, ndiphupha ndifikelwa ngabantu endingabazi nalapho bandivale umlomo ngento ndingakhali, Koda abakhulumi kwaye bancumile bay4 , ekuhambeni kwexesha baye bandyeka ndikhulule lento bebendvale ngayo umlomo njengoba banxibe izivatho ezimnyama na bomvu baye bandiquma ngesam kwaye ngokwenzeka ingathi kuse mini , baye benza iyeza noko nam ndaqonda lide elixesha ndingathethi manje kwenziwa iyeza ndaye ndabuza ukuthu kwenzeka nton yabe kuphela kwe thongo ndakcela ukusize ingahle kanti ndalinyazwa ebusuku ngoba kubi apho ndihlala khona , ngokuhlwa njalo kukhala isikhova ndithi ndakuthandaza sihambe.
Gogo ama number wathola kanjani?
Futhi kusho Ini umase uphupha ubuke I Bhola
Emaqenjini adlalayo anxibe ijezi Eli green neli yellow
Mina gogo nginengane yomfana ehluphayo eskoleni ayilaleli othisha inolaka ibhema insangu kodwa abantu endaweni bathi iyahlonipha futhi iyaphasa eskoleni le eyintombazane endala ayikaze ihluphe yafunda yaze yaqeda eskoleni angikaze ngibizwe esikoleni
Makwande if you put full glass 🍷 of water 🌊 emsamo then you will see water going down ??
Ngicela inamba yakho inkulu lendaba ngoba ikhona
mfwethu ngizokunika inumber kodwa angitholakali njalo okwamanje kodwa ngolwesibili kuba ngcono 0761433135
Ngisacela ungisize lapha ngalephupho ngiphupha ngigcoba into emhlophe ekhanda mangiqeda ngaya empompini ngayogeza kwavele kwaluleka izinwela zami zaba zinde ngiyabonga
izinwele ziluleke ngokunjani bezikhula ngokwe afro noma ziluleka ngokurelaxer ngicela uphendule manje mfwethu khona ngizokulekelela ngoba leli phupho lakho lisaveza okubili manje ngenzela ukuthi ngihlanganise indaba yephupho lakho mase ngiyakuphendula mfwethu
@@hxmbotho3458 ngokwe relexer mangibheka ngoba bezimanzi angithi ngibheke phansi ngiyazigeza empompini naziya ziba zinde
Ngigeza lento emhlophe ebekade ngiyigcobisile
Yebo bezikhula gogo
Gogo please can I have your contact details
Mawphupha ijakalashe ejahwa zizinja
Sowbona nami ngicela ungisize ngikwazi ukukfonela nami nje ngabanye ungisize.please send me your cellphone numbers.
Sawubona nganeyami uyazi nginengani yentombazane endala isiganile kodwa yabuya ekhaya yeyi sengithandaze ngaze ngayeka ihamba ebusuku iyaphuza lapho umkhwenyana uyathinta nje mntanami sengiyabona indaba isemsamo ngisize ngimenze njani ?
Usekhulile useno 40 manje waqala esafunda akayeki ngiyabonga
Ngizokucela ungithinta ngolwesibili0761433135
Kuhle sibonge kakhulu ngicela number yakho sis inkulu indaba ngiyabonga
0761433135
Hi Hlengy hiw do.i contact u
Amen
Amen