ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Amen gogo ngcela ukubuza ukuphupha usentabeni uguce emgodini omncane oyiFour corner bese kube nezwi lithi thola umuntu wakaShembe akukhulekise magumbi amane omhlaba
Amen gogo uyahlolani nge foni
Huuu yazi cc ngivele ngigulele ukufa ebusuku ngifonele nabasekhaya, ekuseni kuyobe ngathi bengiqamba amanga. Ngingasizakala njani
Amen sisi ngiyabonga kade ngiyidinga yonke lencazelo konke okusshilo kuyangelapha ngizitholile izimpendulo sibusisekile ngokubanawe sisi qhubeka usfundise inkosi isigcinele wena.🙏
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi. Makwande kukhanye ❤
ngyabonga mfwethu
Amen MaMbotho and welcome back❤❤❤
Ngicelukubuz Uma idloz lakho lingakhulum kodw wathwasa
Ngiyakubingelela maMbotho. Siyabonga kakhulu Sisi, ume njalo❤❤
Amen, maMbotho siyabonga ngolwazi, kuningi engikufundayo kuwe,xolise uku phuma eshlokwen...ngisacela ungichazele kusho ukthini ukuphupha ingane zakho eziy2 zishayiswe yimoto ngivuke ngalo,and lingphethe kabi ngavuka ngathandaza namhlanje ngabakhulekela nabo,ngiyacela ungichazele💔
uma bekwiyimoto okungesiyo eyakho kusho ukuthi kunozama ukuphumelela ngamandla nangezinhlanhla zeziphiwo zezibusiso zezingane zakho ,uma bekungeyakho ithi isimo sempumelelo onayo ingaphazamisa impilo yabantwana bakho lokhu kungadalwa ukungabongwa kwento oziphilisa ngayo edlozini lakho ngyabonga
@@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhulu ukuphenduleka Cha bokungasiyimoto yam,ngiyabonga besengikhubekile kungasebenzeki nasemsebenzin sengizokhululeka manje. Camagu👏🏽
Besesizilambele izifundiso zakho maMbotho syabonga kakhulu.
Amen mina nginenkinga angaz ukuthi ngingenza njani ngiye ngihlushwe amazinyo once ngagxubja ngempepho argyle manje angazi kuchazani lokho,ngyabonga
Ameni Mina uyangiphilisa izinto ozikhulumayo ilezi ezenzeka kimi
Siyabonga, Rekholeboga, Siyabulela, Realeboga, Gogo Mbotho ❤❤❤❤
ngyabonga
Ukhona mtukulu ekhaya lonalenkinga yekuchama nekutikhulula ahleli mama ngyabonga kakhulu ngoba Umama wakhe nobana wakhe bandlula emhlabeni ana 2 years alikho lisiko Lake wentelwa Lona ngoba bobabili Batali bakhe bebasebentisa tibongo lekungasito tabo God bless you mana❤❤❤❤🙏🙏🙏
ngyabonga mfwethu nizame kumusiza
Sawubona maMbotho mina ngiphuphe izinyo lomhkathi lixega ngalikhipha ngalibeka kodwa bekungbuhlungu angazi noma kuchaza okufanayo nalani angaphambili ngiyabonga ❤❤
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
yebo mfwethu
@@hxmbotho3458 🙏❤️
Mambotho ngiyafa umlenze ngiyabonga cc ngizazoya emsamo sengihambe Docter izinya kodwa niksi
zama ukulungisa mfwethu ngoba kungadalwa inkulumo yabaleleyo yokuthi banenkinga efaka wona umlenze
Amen manbhuto ukusibonisa ❤
Ngicela ungichazela ngokuphupha ushaywa abantu ongabazi
Miss you sis Hlengiwe ❤❤❤❤welcome back
Hey salukazi ngiyabonga kakhulu ngemfundiso ejule kabanzi kangaka. Ngilo mzukulu ochemayo kodwa sekhulile. Sesavama ukumkhuza kodwa kwehlule. Thokoza gogo. ENkosini.
yebo mfwethu mlungiseleni ngane yakwethu kulunge nakuye
Sawubona sisi cela mina ukubuza iphupho lami uma umkhulu ethi angitshele ubaba ukuthi izinkuni zihlehlile umnyango wedumba ivulekile kusho ukuthini lokho🙏🏽🙏🏽
izinkuni zisho isifo uma ethi zihlehlile kusho ukuma kwesifo ebesizokwenzeka uma ethi umnyango wendumba uvulekile kusho ukuthi akagade ukuthi kungangeni noma ubani ekhaya lenu noma emsamo wenu ngoba kungaletha kungenise kalula abantu abangalungile konakale ,ngokulula nje uthi bayazivika izifo ezingena ngokugangwa kodwa akagade kungathinti noma ubani emsamo nasesigodlweni ngoba kungadala izifo
Ngiyabonga sisi wami
Syabonga kakhulu gogo
Sibonge kwande❤
Amen
Sawubona mambotho kusho ukuthini ukuphuphà a izinkomo eziningi
izinkomo zibika imali ozoba nayo kodwa makukhona emnyama kuzona kusuke kubika ukuthi kukhona abafuna ubageze ukuze bengavali imali kuwe kodwa bakuphe imali nabo
Isibhobo esigwaza phakathi emdidi sisho ukuthin😊
lokhu kungabika ukucushwa kuwe
Ngiyabonga Mina izinyawo ziyabopheka ngingakwazi nokuhamba
mfwethu ngiyocela ukuthi ungizame sikhulume nawe ngikuchazele lokhu okwenzakala kuwe ufone ngolwesithathu ngoba angisitholi kahle isikhathi efonini kodwa ngolwesithathu kuba ngcono
Amen gogo kusho ukuthin ukuphupha ingane ikhulelwe kodwa engazalwa imina kodwa eyasemndenini?
Power to Mambotho
Camagu gogo ndicela inumber yakho nami ndinonyana olibalayo uya failia eskolweni pls
Ngyabonga umama wami wahamba elunywa emzimbeni uma eqeda ukugeza nami ke sekunjalo noma ngilele uthole ukuthi emhlane wami kuyaluma kungalaleki
zama ukususa lesosifo kumama wakho uyomnikelela ebuhleni mase uyamgeza mfwethu ngaphandle komuzi
Sisi mbotho mna ndikhule ekhayeni elisindisiweyo akwaziwa nix ngamasiko but ndiloko ndimamela wena sendiqalile ndiyazama ukuxhumana nabadala ngokulalela wena ndise eastern cape ndiyabonga cz andazi nix ngesiko
Ngasaphathi eyamizinyo 😢 ...
kulungise mfwethu
Sawbona maMbotho ngicela uke unabe ngendlela yokulapha izifo zabangasekho kwenziwa kanjani njengoba mina ngifa iqolo namadolo sengatshelwa ukuthi ngangenwa isalukazi yikho ngihlushwa yilezifo
hamba uye ebuhleni uyobanikelela uvale ukugula kubona ubuye ubahlambulule nasekhaya uvale ukugula kubona
Gogo Mbotho owam unyana unjalo uyalibabala xana ethunywa nasesikolweni ekenzi kakuhle failed njalo andazi mandenzeni, ndicela usizo bo. Ngiyabonga.
ngicela ufone ngolwesithathu sikhulume ngaloludaba
Ngithanda ukukbingelela ma Mbotho ,eyami Indaba inde futhi indala kakhulu mayelana nawe,sengize ngafika nalapho ekhaya lakho,kodwa awutholakalanga,nginethemba kodwa ukuthi sogcina sibonene njengoba ngidinga ngicela usizo kuwe
ngizokwenzela ivideo khona uzochazeleka ngombuzo wakho mfwethu ngoba ukubhala kuzothatha isikhathi eside
ngyaxolisa mfwethu angikho ndawonye njengamanje okwamanje ngiseMpangeni kodwa ngizobuya mangiqeda lomsebenzi esiwenzayo
Ngiyabonga ulwazi ngicela ukubuza ukuthi umlapha kanjani ke loyomuntu ongasekho
uyamsusa ukugula uye ebuhleni bamanzaretha uyomnikelela mase ubuyela ekhaya uyomgeza ngaphandle komuzi umhlambulule mfwethu
Lokho kokuthi uphupha umuntu owashona alele embhedeni mele ayelashwe kulashwa njani lokho ? 🇱🇸
Sawubona bengicela ukubuza ukuthi sizisusa kanjani izifo zomuntu ongasekho emhlabeni emizimbeni yethu na
@@vusimngomezulu2500Bengicela ukusho ukuthi angiqondi ngempendulo engiyitholile.Bengicela ungicacisele..
076133135 ngizokuchazela ngicela ufone ngolwesithathu kusukela ekuseni
@@vusimngomezulu2500 ngizokwenzela ivideo ngombuzo wakho
@@hxmbotho3458 ngiyaxolisa iyashoda Inamba ngenombolo eyodwa ngiyabonga
Ngicela ungichazela Mambotho kuchazani ukulokhu uphupha umuntu weslisa oyedwa evela njengesoka kuty ngokuhamba kweskhaty avele njengomuntu okungathi ukukhaphela ezitheni?
mfwethu lokho kusho ukuthi ugade umuntu ongabanobudlelwane naye ukuthi angadayisi ngawe ezitheni ubheke indlela angenza ngayo kuwe usheshe uqwashe bo
Sis Hlengiwe, how do I get hold of you
ikhona inumber kodwa angitholakali njalo kuba ulwesithathu nakhona ngithatha abawu 6 kuphela uma kwenzeka ngithola isikhathi kwezinye izinsuku ngizame ukuphendula ucingo
Amen gogo ngcela ukubuza ukuphupha usentabeni uguce emgodini omncane oyiFour corner bese kube nezwi lithi thola umuntu wakaShembe akukhulekise magumbi amane omhlaba
Amen gogo uyahlolani nge foni
Huuu yazi cc ngivele ngigulele ukufa ebusuku ngifonele nabasekhaya, ekuseni kuyobe ngathi bengiqamba amanga. Ngingasizakala njani
Amen sisi ngiyabonga kade ngiyidinga yonke lencazelo konke okusshilo kuyangelapha ngizitholile izimpendulo sibusisekile ngokubanawe sisi qhubeka usfundise inkosi isigcinele wena.🙏
Sbonge maMbotho ngokusiphakela umthombo wolwazi. Makwande kukhanye ❤
ngyabonga mfwethu
Amen MaMbotho and welcome back❤❤❤
ngyabonga mfwethu
Ngicelukubuz Uma idloz lakho lingakhulum kodw wathwasa
Ngiyakubingelela maMbotho. Siyabonga kakhulu Sisi, ume njalo❤❤
ngyabonga mfwethu
Amen, maMbotho siyabonga ngolwazi, kuningi engikufundayo kuwe,xolise uku phuma eshlokwen...ngisacela ungichazele kusho ukthini ukuphupha ingane zakho eziy2 zishayiswe yimoto ngivuke ngalo,and lingphethe kabi ngavuka ngathandaza namhlanje ngabakhulekela nabo,ngiyacela ungichazele💔
uma bekwiyimoto okungesiyo eyakho kusho ukuthi kunozama ukuphumelela ngamandla nangezinhlanhla zeziphiwo zezibusiso zezingane zakho ,uma bekungeyakho ithi isimo sempumelelo onayo ingaphazamisa impilo yabantwana bakho lokhu kungadalwa ukungabongwa kwento oziphilisa ngayo edlozini lakho ngyabonga
@@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhulu ukuphenduleka Cha bokungasiyimoto yam,ngiyabonga besengikhubekile kungasebenzeki nasemsebenzin sengizokhululeka manje. Camagu👏🏽
Besesizilambele izifundiso zakho maMbotho syabonga kakhulu.
Amen mina nginenkinga angaz ukuthi ngingenza njani ngiye ngihlushwe amazinyo once ngagxubja ngempepho argyle manje angazi kuchazani lokho,ngyabonga
Ameni Mina uyangiphilisa izinto ozikhulumayo ilezi ezenzeka kimi
Siyabonga, Rekholeboga, Siyabulela, Realeboga, Gogo Mbotho ❤❤❤❤
ngyabonga
Ukhona mtukulu ekhaya lonalenkinga yekuchama nekutikhulula ahleli mama ngyabonga kakhulu ngoba Umama wakhe nobana wakhe bandlula emhlabeni ana 2 years alikho lisiko Lake wentelwa Lona ngoba bobabili Batali bakhe bebasebentisa tibongo lekungasito tabo
God bless you mana❤❤❤❤🙏🙏🙏