At last I got an answer that I have been praying for. I'm literally in tears right now listening to you. This is such a difficult life to be hated everywhere you go. Thank you so much Sthandwa sam for the eye opening info. May the Good Lord grant you life in abundance ❤❤❤
Where have you been all along? You have emancipated me from the guilt of alienating myself from all narcissistic people, thus I even chose to be self employed to remain untainted. Thanks sister God bless you abundedly.
cha angeke ukwazi ukuzenzisa ngoba ungumuntu obamba into ekumuntu emoyeni wakhe ayicabangayo ngawe manje akulula ukuzenzisa into oyizwayo yenzeka kodwa linda abakini bazokwenzela icebo lokuhlula leso simo noma enye indlela ezokhulula wena
Amen gogo usho kimi,ndide ndadela ndabalaka ndingena lutho ndihlaselekile ndikhathele gogo ndidinga usizo kakhulu ndingakuthola njani
At last I got an answer that I have been praying for. I'm literally in tears right now listening to you. This is such a difficult life to be hated everywhere you go. Thank you so much Sthandwa sam for the eye opening info.
May the Good Lord grant you life in abundance ❤❤❤
Mmmhhh yo nkosi ibhlungu yona lempilo nkosyam kodwa syavuma esphathiswe kona,sibonga MaMbotho ukusikhulisa ngempilo hey uyayisho into ibe yiyo shm elapha kimi yooo nlosi ikigcine nganeyam uyisbusiso kithi♥️♥️🙏
Hey nkosiyam, ngathi ukhuluma ngami uqobo, inkosi ikubusise mntanethongo 🙏🙏🙏
Mmmmmmmm MaMbotho nkulunkul ak'khulise,yaz ngath ukhuluma nam uqobo.ngyabonga kakhulu nomdali ak'busise🙌🙌🙌🙌
Amen ngyabonga
Siyabonga kakhulu mama asisakwazi nasefonini awutholakali kodwa Siyabonga kukubona. Inkosi isigcinele.wena. Amen.
ngyabonga mfwethu nifona nibe baningi abanye ngingakwazi ukubaphendula ngesikhathi esisodwa ngane yakwethu ngyaxolisa kakhulu
Utholakala kuyiphi nombola gogo bakithy
My sister my God protect you and people like you, your words ❤. Please write a book about what you are saying . Pure wisdom.
ngyabonga kakhulu ngiyabonga nangombono wakho ngizokwenzanjalo inkosi ukubusise
Ñow I know myself Siyabonga Sisi nkulunkulu akufihle
Ay CC uphiwe Nkosiyami ngaze ngayiswel I number yakho sixoxe ngiyakubon yazi wakhuluma njengoba kwenzek kumina nkonk
Siyabonga cc Hlengiwe Kodwa siyafa sifele izinto esiziphiwe UNkul
kunjalo mfwethu kubuhlungu kodwa ungavumi
Siyabonga kakhulu Gogo hheyi inzima lento ngoba asizikhethelanga kodwa umndeni akuzonde sengathi uzikhethele. Uyilapha kanjani le eyomndeni mina ngikethunywe ekhaya kodwa angikwazi ukuba tshela ngoba ngimubi. Ningikhulekise kakhulu 🙏🙏
Ukhale uze ube right ngoba akekho vele ozihluphayo ngathi kodwa befuna sbenzele kulunge ngyakathala
Thokoza Gogo.. siyabonga ngemfundiso zakho👏
Where have you been all along? You have emancipated me from the guilt of alienating myself from all narcissistic people, thus I even chose to be self employed to remain untainted.
Thanks sister God bless you abundedly.
Wow ngibonge kakhulu kuwe nabantu bakini. Enkosi kakhulu 🙏
Makhosi tingilos nalabadzala bakuphatse ngetandla kuletimfa Mona skhwele babe 😘 siyacela, awuva ungikhulula .
ngyabonga mfwethu
10:29 eeish Gogo😢 engathi uhlala nami🤞🏿🙏🏾
Ngiyabonga Gogo ngikulezosimo somndeni onjalo bengithi ngiyona mangivuka kuwo Amen
kuzolunga mfwethu
Thank you my sister ngemfundiso Yakho I can relate ngalokho Ukhuluma ngakho mayelana nesthunywa Manje utholakalla Kanjan I Mina ngisegoli
Siyabonga cc ngemfundiso zakho
Camagu salukazi, nyakomusha mntomdala😊❤.
amen mfwethu
Ei waykhulum inyaniso munt'omdala. Umsebenzi wakho muhle kakhulu kyancomeka. UShembe akwandisele 🙏🏽😇💯
Amen mfwethu ngyabonga
Siyabonga maMbotho🙏❤️
Nginamaphupho angihluphayo engihlezi ngiwaphupha nginokuphupha ngilwa nabantu Kwesinye isikhathi ngiphuphe bengidubula kodwa bageje ngiphinde ngiphuphe ngigibele ibhasi kodwa ngiyehle endleni ngokuthi ngikhohlwe izincwadi zami zesikole Uma ngibuyela emuva ngivelela ekhaya kobaba.
Asibonge ngizolinda🙏❤️
lamaphupho owashoyo mfwethu abika ukuba phakathi komphandu wezitha ongawunakile ukuthi bayaganga besebenzisa izinsila zokukuthakatha ingakho umoya wakho nengelosi yakho ikukhombisa into obhekene nayo ukuthi ufunwa izitha noma ulwiswa izitha
@@hxmbotho3458 eish manje ngingasizakala kanjani🙏
Amen , ngicela ukubuza , ngiphupha ngisemanzini, engathi yizikhukhula ngibhukude, ngifuna I dlela yokuphuma, kusenjalo ngibone ugogo wami elele phansi ngesisu kuwo lawomanzi ngifike ngimphakamise ngimkhiphele ngaphandle, amanzi abendungekile, ngyabonga,
leliphupho libika ukuthi kunolaka olukhona emndenini wakho owadlula lommbango uze uthinte nani eniphilayo kube ingxabano yokungezwani kodwa iosigaba okusona njengamanje salolu laka singanqotshwa ukuthi ukwazi ukukhulumisa ugogo wakho nikwazi ukuphunyuka kulolusizi lolaka ulunjena ngoba imvama luke ludlule nabantu
Sbonge maMbotho..ijooh wayishaya esikhonkosi. Lento oyikhulumayo ngiyayazi iyenzeka kimi. Ngangizibuza ukuthi kungani. Cha ngiyabonga mfethu ngokungikhanyisela. Ukwanda kwaliwa ngumthakathi. Qhubeka njalo ngomsebenzi wakho omuhle usilekelela nokusivula amahle. Thina sibonga umdali ,idlozi neThonga❤❤
ngyabonga mfwethu bengifisa ukubuza okuthize kuwe
Ungabuza cc..ngizokufonela ksasa
Ngiyabonga sis waze waicaza lahle Indaba ❤
ngyabonga mfwethu
Siyabonga MaMbotho we understand that ubabusy ngoba sikudontsa ngapha nangapha sibonga izikhathi sakho ngokusenzela lamavideo kusho okukhulu ngoba abanye uyakhona ukubanika isixazululo nezinkcazelo zamaphupho.Sicela uNkulunkulu asibusisele wena akugcine Makwande kuko konke okuhle okwenzayo kanye nentluziyo yakho entle nesineke nenhlonipho nje onayo kithina Sifunde lukhulu futhi usasifundisa.
Makwande❤🙏
amen ngyabonga mfwethu
God sent indeed🥺🙏Ngyabonga I needed to hear those words
Mmm lokhu kwenzeka emsebenzin. Manje anginalutho akukwaz kuth ngiwyeke.
Amen 🙏🏽yimi lowo.Okubuhlungu nomndeni unjalo hlezi bengibeka amabala.Abangikhulumisi bonke baqhelisiwe kimi.
ungaphatheki kabi izokweseka ingelosi yakho nabantu bakini kukho konke ngoba bayaziwa ukuthi abakuthandile ngizoyenza nevideo edala yonke lento ukuthi isuka kuphi
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga 🙏🏽
❤Sawubona hawu Kade sakungcina siyathokoza usubuyile.Bengicela ungichazele ngalenyoni okuthiwa igqombamuthi
leyonyoni iwuphawu olufana nokufika kwempangele ekhaya ikhomba igobongo lamakhosi kanye nawendawo ukuthi kumele kubenempande ozoyisebenzisa 3 days uyiphothule mase uyahlambuluka
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga kakhulu ngencazelo.
Ngiyaxolisa ukubuyela kuwena futhi ukuthi lenyoni ilokhu ibelesele iyahamba iyabuya.Ngicela ukwazi iyiphi lempande okufanele ngiyindle.Kumanje nansi ngiyayibona..
Siyabonga maMbotho, sibaningi besiludinga lolulwazi, Ameni iNkosi ikubusise sisi🙌🏾
Amen mfwethu
Inkulumo yakho ngathi ubukhona into ibiyenzeka ngephasika ngisenkonzweni ngazondwa ngokuqondisa into embi umuntu ngimbonisa okuryt wazoshumayela ngami ngesiphiwo sami epulpit kanti akasagxobi mina wacishe washona ngamkhulekela ngamnxusela kuJehova ukuthi ebenomusa phezu kwempilo yakhe kwathiwa ngimbeke izandla lento eyayimphethe yeza kimi wasinda sengizifundise ukuhlehla ezintweni ngoba mengenza ukulunga kubantu kuquba inzondo kwabanye sengihleli nje enkonzweni ngoba ngiyabona ngogcina ngingakhonzi ndawo kodwa eqinisweni ngivele ngisindwe noma ngigule mekumele ngiye enkonzweni
uma ugula uma kumele uye enkonzweni enjalo ilapho bekumisa khona ngoba amandla esithunywa sakho asebenzela phansi mfwethu futhi bayizitha becashile kodwa bona bayakukhombisa
@@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhulu cc ngosizolwakho ungisizile wangivula amehlo
Siyabonga gogo ngemfundiso yaka moya mina ngike ngicabange ukuthi ngikhumbule ubaba goba sashona ngisemuncane ikinga yami ngiyabagwa kababa naka Mama kababa ngaphikwa u antie ngihleli kababa ngoba seba shona bonke kwamele ngiyohlala khona angikwazi ukwenza izinto ubaba ngimchsbanga ngize ngikhale
kubuhlungu lokho mfwethu kodwa into ofanele uyenze ukukhuluma nedlozi okuyilona eligade wena ngokuseqinisweni lwesibongo esifanele siphakame phezu kwakho mase wenza izinto khona okunye okumele ukwenze ukugezela ABADLULAYO kuwe bangabi nethunzi nosizi ngawe kubo
Mmmm... Kyezwakala kakhulu syabonga..😔🙏
Siyabonga sisi Hlengiwe uNkulunkulu akubusise
Syabonga makhosi ngokusivuselela, yonke lenkulumo ibheke kimi. Mina ngizodwa umzali wami nabakwethu.
ngizokwenzela ivideo eshoyo ukuthi yini bakuzonde kusasa nje lokhu okusayo uzoyiqonda into yabo
Angibonge.
Kubuhlungu kakhulu 😢
Ukubona into onyeke ukhone ukuyikhuluma.❤
kubi impela kodwa okuhle ukuthi ungavumi bakunqobe ngokukushonisa phansi bakucindezele lokho kumele ukulwele udede eduze nabo
Isthunya sam sinjalo ngihlez ngicindezeleka kodwa uma ngithi umuntu uzosebenza uyasebenza kodwa ukbonga lutho
yey mfwethu ibuhlungu into enjalo hhayi ukuthi ngoba ufuna imali yabo ukuthi nje abonge umuntu kujabule ingelosi yakho ekuthume kuye kodwa bavele baphakame kanti bayazonela kuwe bhuti
@@hxmbotho3458 inzima Sisi lendlela nomdeni ngapha ulwa nawe kodwa ungasebenzi ungenalutho kodwa ngeke sabuyela emuva Sisi muntu okethiwe uyahlupheka ngempela
Siyabonga maMbotho🙏🏽🙏🏽🙏🏽. UMdali asigcinele wena!!!!
Amen nganeyakwethu
Ukusuka phakathi kwa bantu abanga lungule. Kuze kuthiwe senolunya. Thanks fornyour lesson
Bengingakuzwa kwaseqaleni kodwa uma ususemaphethelweni sengikuzwisisa ngoba yinto eyenzeka kimi.Ngiyabonga ngoba bengixakeka kungani besenza ngalendlela. 🙏🙏🙏 Amen
ngyabonga mfwethu
uNkulunkulu akubusise, Ave ucacisa ufundisa kucace BHA🤍🙏
ngyabonga mfwethu
Yazi namuhla ngath ukhuluma Nami gqo
Awu mfwethu ngyabonga
Siyabonga futhi loku kuyagqugquzela
Siyabonga ukusikhumbuza ukuthi sikhumbuza ukuthi singobani cc
ngyabonga mfwethu
❤Siyabulela enkosi ngentetho eyomelezayo nekhuthazayo Kangaka camagu kwande apho uthathakhona ngokomoya❤🙏🏾
Sabona maMbhotho mtanami ngicela ungiyalele la ngingakuthola khona ngicela. usizo pls noma ungiyalele ukhokheli omethembayo wena ozongi Siza. nje ngawe ngiyacela ;mtanami fromN E Ntsele
kubakhokheli ungabathola emathempeleni noma iliphi eliseduze mina ngiseMpangeni okwamanje uma ungakwazi ukuza la ngikhona ungenza kanjalo
Mahlengi kodwa uyaphila ngane yam ngilambile ngifuna wena Empangeni iseduze nami impangeni please ngiyalela ubhale khona lana ngaze ngajabula mtanam ngiyathoba kakhulu kuwe mtanam sengilinde ukuthi ungitshele ukuthi ngingahamba njani ngiyabong
Siyabonga ngezimfundiso zikamoya ma Mbotho bengicela ungihlaziyele lephupho umfana wami ube nephupho uthi uzibone ngathi kunomlungu amsebenenzelayo lomlungu umupha ihashi elimhophe qhwa uthi amtshele negama lalo uthi umfana
abonge alithathe aligibele abuye nalo ekhaya ngicela cc usichazele ukthi kusho ukuthini
leliphupho libika ukuthi ezintweni zonke ebezingenzeki zivinjwe ngezilwane zokwakhiwela ukuvimba impumelelo ngokomoya nangokwenyama konke lokho kunqotshiwe sezehlulekile izitha sekuzokhanya impilo yenzeke ngendlela enifuna ngayo ihhashi elimhlophe libika impumelelo ngokomoya yemimoya ehlambulukile ehambisana nezimoto eziyisipho kwabangasekho impilo yenu ibuyele kini njengalokhu kwakudaliwe enikufisayo sekulele kunina ukuthi nikufeze
Ngiyabonga gogo iNkosi ikwandisele
Thokoza gogo Siyabonga kakhulu .ngalolulwazi ngakhuphula isthunywa kodwa asikhulumi
Siyabonga mama hai uchaze kahle mpela. Inkosi ikwenzele kahle 🙏🙏🙏
I understand myself now thank you dear 💝❤
Ngizwile kuyenzeka konke kimi lokho abangenyanyi abantu ngisho ngingenze lutho. Awu Nkosi ngenelela
Mmmh 🥺 akuve ibuhlungu lento kodwa
kakhulu kubuhlungu ukubukelwa phansi kube ngazuthi awenzanga okuhle ingelosi iyabaduba abantu ababukelana phansi ishiye kuleyondawo enabantu abanjalo
Mina ngiyabonga dade ngathi nje eyakho ingelosi ingaqhubeka ikusebenzisa kahle
Siyabonga gogo,ukuthinta lesihloko,singagezwa kanjani.
Sawubona. Gogo. Siyabonga
Syabonga kakhulu, uyasikhanyisela ❤
ngyabonga mfwethu
Ngiyabonga sisi ngiyatemba nami ngizokhula mi
KuUnderstanding...nami
ngyabonga mfwethu
Sisi mbotho bengicela ukukwazi ukuti ngok hlala ukupy.Futi bengicela ungisendele izi number zako ngizokwazi ukuktola ngocingo ephonini ngizokwazi ukucumana nawe kahle nje.ngizokwazi futi ukutola ukuti empilo yomuntu uyibeka ngamalini.
Amen mama siyabulela ukukhuliswa emoyeni ❤
Amen
Siyabonga gogo ngathi uyasibona isimo sami ngikulesosimo lapho ngisebenza khona kunzima gogo
umdali akuhlenge akukhusele njalo angavumi nawe ezitheni
@@hxmbotho3458 kwande gogo
Sawubona Sisi ngicala ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha iwashi lase mthangaleni 🙏🙏🙏
libika ukuthi musa ukubanjezelwa ubala ukulungisa isimo osibonayo ukuthi kumele usisukumele senze kuze kulunge okufisayo
Like always, you've nailed it 🎉❤❤
ngyabonga mfwethu
Ngathi usebebenza layikhaya cc uNkul akolondoloze akubusise usipha umgqondo omusha njalo
Umona ke cc ngiyabonga lana emsebenzini bayazenzisa cc bathii ngizenzise ngiyofunda nini Mina ukuthi ngizenzise ccwamy
cha angeke ukwazi ukuzenzisa ngoba ungumuntu obamba into ekumuntu emoyeni wakhe ayicabangayo ngawe manje akulula ukuzenzisa into oyizwayo yenzeka kodwa linda abakini bazokwenzela icebo lokuhlula leso simo noma enye indlela ezokhulula wena
Asbonge bakithi iqiniso lodwa ngathi ukhuluma nami ngiluthwele usizi
awu mfwethu ungavumi ukucindezelwa abayizitha ezifuna ukucisha isibani kuwe baphakame ngawe kodwa bebe bezondile futhi
Amen cc wayibeka yacaca ngiyakuzwa
Sawubona gogo ngicela kufona ngikhuluma nawe , Ngiyabonga
ungafona mfwethu kodwa bake basale abanye abantu ngokuthi baninganyana nje abafonayo basale abanye
Siyabonga salukazi ngicela ukwazi uTholakala kanjani
Ngiyakubingelela maMbotho🙏. Siyathokoza kakhulu ukuphinde sikubone.
Bengicela ukuthi uphinde ungiphe ama directions eza lapho ukhona, angikho kude kakhulu, ngiyacela kakhulu 🙏
kulungile mfwethu, Mpangeni ,ufune itax eya Emanyathi emgodini rank uthi uyokwehla kaMayise estobhini ngoba okwamanje ngise Mpangeni
😊waze wangisiza Sisi! Bese ngize ngathola I vedio lapho khona wawuchaza ama directions, ase Skebheni. Cishe ngavukela khona kusasa😀.
Ngiyabonga kakhulu maMbotho. eKhaya kuse Showe kodwa ngihlala ngase Tafuleni lapha engakhe khona.
Istobhi kwa Mayise, akusikho ngase Mevamhlophe? Ukhona uBaba Mayise owayedayisa izimbuzi ngase Mevamhlophe, wayezwana No Baba Kakhulu since naye wayezidayisa.
Yoooooooh siyabonga... ucinisile
uThixo akubusise Mshikila
amen mntaneThonga
Kuyazwakala mambotho Siyabonga kakhulu ngeymfundi so zakho
ngyabonga mfwethu
Hawu hawu ungathi uphila. nami mtanami kodwa Hlengiwe ngenze njani mtanami. ngoba wangilahlekela impilo yami idinga wena kodwa. ngenze njani sibonane kuzekulunge impilo yami nomndeni wami ngaze ngahlupheka mtanami ngak ubona kabili wangilahlekela kuze kube
manje hayi ngiyakhala ngane yami ngawe ngiyakudinga kakhulu😢
ngyaxolisa nganeyakwethu asakhe usuku ufike la ngikhona okungcono ngoba bavele beqe abantu osukwini
Hlengiwe ukuphi manje kodwa Mahlengi ngizokwazi ukwenza isikhathi nosuku mina ngingugogo Mahlengi kodwa uma uzobala kwaxhasujida ngeke ngihluleke ukufika kulolesonto mtanami noma ngicela ungitshele ngenze njani ngaze ngajabula ungiphendula Mbhotho omuhle ngizohlala kamnandi tonight
Thokoza gogo waze wakhuluma nami ngifisa ukuyeka ngisho umsebenzi ngifisa ukuthutha ngisho endaweni engihlala kuyo ngifisa ngisho ukufuna ibandla elinye lokukhonza ngendlela kungayio empilweni angusazi ngibancenge ngani abantu ngaze nganuka iphunga elibi ebantwini kukhona ukuzondwa nokubandlululwa ayi kanjena bakithi angazi ngizaphila nokufa ngiyakuncamela hle gogo kunzima ngize ngisaba yonke into uma umuntu angijabulela ngiyamangala ngize ngizibuze ukuthi yimi na loyo siza bo gogo
okokuqala kwazi lokhu ukuthi abalingani nawe futhi abalingani nawe inkinga abanayo ukuthi abakuqondi inkinga iqala la befisa ukwazi ukuthi uyini unani ungubani lokho akuvumelekile ukuthi bakwazi ingakho bebesebelentha inzondo ngoba awufundeki hhayi ngamabomu kodwa ngokuyimfihlo kaNkulunkulu odale wena kanjalo manje bayeke ungazifaki kubona qala ngokudedisa umoya wakho kubo khona uhlezi nabo ungalangazelile ukuthandwa yibo indlela owenza ngayo abayifanele kuwusa kona nje lokho ukuthi ubekwe phambi kwabo kodwa ababoni ungazisoli sula lezo zinyembezi ozikhalayo ukhumbule ngokunamandla ukuthi awuzile ukuzokwenza ubungani kodwa uzofeza inhloso oyibekelwe lapho njengalokhu uthunyelwe kubo bazokubona usukude kunabo ngoba kuzoba njalo
@@hxmbotho3458 ngiyabonga gogo kakhulu ngizozama ukomisa izinyembezi ngikhulule umoya wami ngehle uqhubeke usifundise sizokwazi ukuqonda uwusizo kithina esihluphekile ngiyabonga
Sawubona cc. Ngicela ukubuza ukuthi ulaka lwenziwa yini emuntwini onesithunywa nokuthi uncedakala kanjani kuleyo nkinga? Ngiyabonga kakhulu. INKOSI IKUBUSISE dadewethu.
ulaka lwenziwa ukushintshana kwedlozi noma kwemimoya ehlukahlukene kumuntu onesiphiwo ngoba yena uyibhokisi lokudlulisa imiyalezo kubantu kuyenzeka kwesinye isikhathi kube umoya wabantwana enzise okwabantwana ,noma omama abanolaka naye enze kanjalo noma amakhehla angezwani nento ebhedayo athetheke naye ngoba usuke kukhuphuke lowomoya ngaleso sikhathi kuba into enjalo nje ukushintshana kwemimoya uma iphezulu kakhulu lento yenzeka ngamandla kumuntu onesiphiwo somoya nesithunywa
Ngsababaze njalo yey
Amen
Amen nganeyakwethu
😢cc Hlengiwe ngiyabonga ngalenkulumo yakho ngath ukhuluma nami
ngyabonga mfwethu
Enkosi gogo uThixo akubusisenakum kunjalo siyandinqobisa iSithunywa❤❤🙏🏻🙏🏻
Ngiyabonga gogo, yazi uqhaze into engenzakalayo sonke isikhathi
awu mfwethu kubi lokhu abakwenzayo kodwa ungavumi ukushoniswa phansi izitha
Siyabonga kakhulu ❤️🙏🏽
kubonga mina
Syabonga Mambotho sifunda okuningi kuwe
ngyabonga mfwethu
And mina baze basho nokuthi nami ngingakwenza lokhu besho bebebona ukuthi uSbanisbani eyenzile
Ngisacela ukubuza, uma uziphupha izinyawo nemilenze kuvuvukele kusho ukuthini.
Siyabonga kakhulu Ma
ngyabonga nami mfwethu
Siyabonga sisi uyasisiza kakhulu inkosi ikubusise
Min ngifisa kukushada 🥹
ngizokucelisa kuNkulunkulu akuphe umakoti ngyabonga
Ngiyabonga cc waze ích minala ngiyabonga nkulunkulu akwandisele lokhu okushilo kwenzeka kimi konke 😭😭
Nginekinga yoku zamula ngibhodle ngize ngifikelwa izinyebhezi nginesikhathi sengathi ngigba ngedwa ngihlale ngedwa ngigakhulumitnamu tu
ukuzamula kuyinkulumo esike iwukungqongqoza kwesithunywa esithunyelwe umyalezo okumele uwudlulisile kuwe nakulabo osuke uhlezi nabo ,ukubhodla ilapho kusuke sekuzifikele mathupha umuntu ozocela usizo noma into ebikade ithunyelwe isithunywa sakho wangayikhuluma,ukufika kwezinyembezi nokukhala ilapho kuseke sebeletha indlela abayiyo nobuhlungu nosizi abanalo lapho bekhona mase kufika kuwe konke lokho kwenzeke kuwe ekugcineni ilapho sebebuyela emumva ungakwenzanga ungakuzwanga abebekade bekulethile masekungathi ungahlala wedwa ilapho sebeyohla kulendawo yokulinda ngoba abazwakalanga kulokhu abebekade bekulethile
Ey nkos yam
Ngicela ukubuza ukuthi Uma kunabantu abasho ngengozi bangagezwa ubavalakanjani amanxeba kadebashona, benziwa njani labobantu
uyabanikelela uvale ingozi ubakhiphe esigodini sosizi mase uyoyivala ekhaya emsamo mase uhlambulula amaliba abo
Amen cc sekuya caca ke manje❤
amen ngyabonga
Ngiyabonga Mina ngiqala nokukulalela but nkonke kunjengoba 🙏
Amen and Amen 💖🙏
ngyabonga mfwethu
My sister uma ùmntu ithi ugeźa umntu akusebenzise ukuthi hlaba leyonkukhu uchele kulowo muzi ngegazi yena angathint lutho
Thokoza gogo ngincela ukungihlaziyela nali iphupho
Ngiphuphe izinyosi ziliqulu zedlula phambi kwami, manje mazedlula ngibona indlu phakathi kwazo zilokhu zizulazula phambikwami nalendlu🙏
awu nganeyakwethu izinyosi zibika okuhle zibika ibutho lakini elifunela wena okuhle elisungula into ezobayinhle kuwe khona kunjalo bacela nokwakhelwa indlu yabo izinyosi ziwuphawu lokuthi ufunelwa okuhle kodwa nabo bebe becela indlu kuwe uyothi mase ukutholile okuhle mase ufeza isifiso sabo somuzi noma indlu yabo ngoba bayidlozi elibuye libe nokushaya mawungasabanakanga nabo
@@hxmbotho3458 🙏🙌
Asisakwazi
Ukubambeka mfwethu kodwa ngikhona
@@hxmbotho3458 asiphatheki kahle masingakuboni
Mina ngiyaphupha kakhulu
Bazebethi yini uzenzise kepha angikwazi cc
Sanibonani, ngithi angbuze, yini incanga
Incanga inja,ngokuhlophisa incanga
Ngavele ngayibona untombazane owenza njalo cc lana emsebenzini
uzigade unqabe nawe
Camagu Gogo ndicela ubuza ungakwaz uzophakamisa isthunywa sika sister wam silapha eEastern Cape eBarkly East
Kusho ukuthin Gogo uphuphe ishlahla samaGwava sithelile
Thokoza Gogo nginenkinga yokukhohlwa amaphupho ngivuke ngikhumbula okuncane, kusho uthini Uma uphupha ugibele istimela,