Mina nje ngithi Makwande Nkosi yoMsamo, Gubhela, Mavovo, Khabazela. Soloku ngabanjwa yisandla sakho liyagezeka ithongo. I'm closer than I know. I can feel it. Makwande Baba
So abelungu bayafika bathi siye emasontweni Catholic, Dutch Reformed Church etc. Ogogo no Mkhulu bethu bayaya, ngempoqo - nathi kufuneka siqubeke lapho??? ngoba truth be told lamasonto amaningi ekasi we brought in by white people....
Thank U bab'Mkhize ngefundiso zakho zingivula umqondo ngokwemphilo yethu thina sintu nezinto ezifunwa ngamathongo ethu.
Khabezela Thixo asigcinele wena aphinde akuvikele akulonde kukho konke kuningi osusikhulise kukho kuningi esezikwazi ngawe nesesikuqonda usivulila mehlo kwande khehla ❤❤
Mina nje ngithi Makwande Nkosi yoMsamo, Gubhela, Mavovo, Khabazela. Soloku ngabanjwa yisandla sakho liyagezeka ithongo. I'm closer than I know. I can feel it. Makwande Baba
Siyabonga khabazela izimfundiso eziyiqiniso
Baba please bring the mic closer to you when shooting. Akuzwakali kahle.
And okunye abantu bayashona and thina bantu abampisholo asibhali phansi...uthole ukuthi emndenini akekho owazi umsuka womndeni...ave ihlupha naleyonto
Sicela Usifakele Ama Episode's engono yomsamo SABC 1 TV Ku TH-cam
🎉😢mina ngikuvuma mkhulu suka abakuyeke mkhize
Baba ,ngiyabonga from Mthimkulu
Sesifikile 'Ngaphesheya kuka 2000' Khabazela. Siyabonga impela.
Bhedlindaba ka Luphuzi 🙌
Makwande Mkhulu 🙏
Why sidakwa kangaka?
Siyabonga Mkhulu uMkhize makwande
Khabazela 🙏🙏🙏
Sawbona baba Khabazela bengcela ukbuza ubaba uhlalaphi singamtholaphi address
Manje mangabe babephathaphatha kfanele nami ngiphathaphathe ?
Inkinga bantu abadala abanye babengazazi izinto kahle...Uthole nokwakwezwi yibona kwaku ngaqondile kahle...
Umkhulu utholakaphi...
Sibonga ukusifundisa ngokuthimele sithole umsuka wesigameko
Sibonge ngokusicobelela ilwazi olunzuli.
Thokoza Mkhulu..kuzwakele 😊
Cel ama vedio uwenze every week
I wish videos were done in English
Masibonge tata
Mina baba egithi baya thakathwa ba hlalelwa ema thunyeni
Can I have your contacts tata
Bhidlindaba kaluphuzi
Makwande okumhlophe
So abelungu bayafika bathi siye emasontweni Catholic, Dutch Reformed Church etc. Ogogo no Mkhulu bethu bayaya, ngempoqo - nathi kufuneka siqubeke lapho??? ngoba truth be told lamasonto amaningi ekasi we brought in by white people....
Ngivumelana nawe ngalokho. Kubuhlungu nje
UNkulunkulu mdali wethu sonke uthi abafileyo kabasaphili Genesis,3:19,Umshumayeli 9:5-6,10, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi? Genesis 3:1-6,John 8:44.
Laba wena obabizayo abakwi Bible basaphila bona? ISamson noAbel noMartha basaphila? Abakwabani izibongo zabo? Lo Jesu okhuleka kiyw umlando wakhe ungawuxoxa noma uthatha lokhu owafunzwa abantu ongabazi nawe? Vuka muntu omnyama cos ulele nqu ubuthongo. Phaphama
@@winilehlongwane7832 Ibhayibheli lithi liphefumulelwe UNkulunkulu 2thimoty 3:16-17, nakuba asebenzisa abantu ukulibhala babebhala okubuya ku Nkulunkulu not kubo 2Peter 1:20-21,yingakho Ibhayibheli lithi liyizwi lika Nkulunkulu psalms 119:105,John 17:17, Hebrew 4:12.
@@winilehlongwane7832 Ubani owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi ngoba UNkulunkulu akakushongo lokho?
@@vusimngomezulu2500lapho nenza konke okusemandlen ukwenza zinto asebafa abakwi bible
@@winilehlongwane7832akahambe ne Bible study guide yakhe asiyeke thina namadlozi ethu