Izinxushunxushu ngengoma ka Mthandeni entsha I Paris part 2 azika Khuzani vs Ali Mgube

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ต.ค. 2024
  • #mfwethunews #maskandi

ความคิดเห็น • 77

  • @mlondyngoyi2170
    @mlondyngoyi2170 2 หลายเดือนก่อน +10

    Ngithanda xa uthi babu Mgube abalandeli abanomona ngiyabonga Mina phela anginamona

  • @InkeshembaEmnyamaSA-i3p
    @InkeshembaEmnyamaSA-i3p 2 หลายเดือนก่อน +7

    Mina kuyangijabulisa ukuba neqhawe elinjengo baba u Ali Mgube ongacabangeli ikusasa lomculo wakhe kuphela. Kodwa ofisa ukuba wonke umuntu osendimeni akhule ngokomqondo wakhe. Ngoba phela umuntu ungumuntu ngabanye abantu🤞🤞🤞🤞❤❤❤❤❤

  • @monicadosi
    @monicadosi 2 หลายเดือนก่อน +1

    Nkosi baba sebenza Nokhuzani wo w yimbhoza leyo yomculo ndimthanda kuleya weye culela ANC hamba Khuzani uyosebenza Undijongele nje unyana omncane Umzukulu Kasobani pha ezantsi kuCentane ❤❤

  • @SihleMhlongoMhlongo-nh2hr
    @SihleMhlongoMhlongo-nh2hr 2 หลายเดือนก่อน +7

    Mina ngumlandeli kakhuzani omkhulu kodwa ngikukhonze kakhulu bab'mgube ksuka kdala nglalela umculo wakho even usancweka nendidane ngangikuthanda kakhulu but ngangilandela indidane so bafethu asphumeni ezinhlambeni kakhulukazi umunt omdala njengo bab'mgube ngyabonga

  • @NozieM-s4h
    @NozieM-s4h 14 วันที่ผ่านมา

    Bona laba abathuka inhlamba bazohamba kuqala kunawe.... Bayekele kanjalo....khona abangeke bawudle noKhisimuzi... Ngenxa yokulahlekelwa inhlonipho... Thina syabonga sikukhonzile futhi... Nibambane njalo no Sk ningavumeli imfamona🤝🏽🫡

  • @NceboMtshali-gk6fx
    @NceboMtshali-gk6fx 2 หลายเดือนก่อน +6

    Aze amnandi amazwi kababu mgube ayakha kakhulu

  • @SiyaSityoshwana
    @SiyaSityoshwana 2 หลายเดือนก่อน

    Nice words Geza lakwaMgube😊

  • @NtokozoButhelezi-k3m
    @NtokozoButhelezi-k3m 2 หลายเดือนก่อน

    Kuzwakele Mgube 🎉❤

  • @Kwazie-wn3jn
    @Kwazie-wn3jn 2 หลายเดือนก่อน +1

    Syabong bab Mgube🙏🙏🙏

  • @QuestionMaphumulo
    @QuestionMaphumulo 2 หลายเดือนก่อน +1

    Bhuti omdala syabongaa 👏...

  • @PietNkosi-b6y
    @PietNkosi-b6y หลายเดือนก่อน

    Halala Mgube ubekile

  • @ZELWANDEQBA
    @ZELWANDEQBA 2 หลายเดือนก่อน

    Ayi ngathi Thokozani Langa sesele yedwa emculweni kuzinqalabutho iningi lazo sezande ngasemlonyeni ingoma dololo😢😢

  • @blessingmaphumulo1572
    @blessingmaphumulo1572 2 หลายเดือนก่อน

    UJehova baba Mgube akakugcobe ngempepho yasezulwini, uneqiniso nje

  • @syabongagumede1921
    @syabongagumede1921 หลายเดือนก่อน

    Baba umgube angeke usaskhona thina balandeli asqondile singoxova abaculi

  • @zamogwala215
    @zamogwala215 2 หลายเดือนก่อน

    Syabonga amazwi akho Bab umgube uqedile

  • @MongeziNikwe
    @MongeziNikwe 2 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤kuyacaca nje ukuthi nkinga ikubantu baneyi nhliziyo ezimbi babulwa yisilwane nje kuphela qhubekani nibambisane nja kanjalo bhuti

  • @tshangaseanele5109
    @tshangaseanele5109 2 หลายเดือนก่อน

    Mgube ❤

  • @mucebisenimdlalose2063
    @mucebisenimdlalose2063 2 หลายเดือนก่อน

    Jabulisani abantu Bhutomdala nibayeke oskwili abakhuzeki abalandeli Mkhaya wani! Bajatshuliswa ukukbona udiniwe.MP

  • @DanisMark-vy6me
    @DanisMark-vy6me 2 หลายเดือนก่อน

    Wayibeka kahle baba mgube👊👌❤

  • @Menzi_Imbongi
    @Menzi_Imbongi 2 หลายเดือนก่อน

    #SK

  • @MichaelSibiya-j3x
    @MichaelSibiya-j3x 2 หลายเดือนก่อน +1

    Bhut uAli mfwethu ukhombisa ukuba ubaba ngokuphindiwe endimeni kaMaskandi uyabonisa ukt umculo akuyona impi kdw uzokwethusa mawunovalo ngb unobunsizwa kakhulu
    Ngakhoke ngithi phephisa bhut kulezonkalankala ezikuthukayo ngenxa yomona engani zifunze ubaba wazo onomona naye ongafuni ukubona omunye umuntu ephumelela Nxese mft nasemndenini wakho sitting abangadinwa izinto ezidlala umona njengeQhawe lazo

  • @sdvs653
    @sdvs653 2 หลายเดือนก่อน

    Amakhulu amazwi❤❤

  • @MQEKEFIRSTLEGACY
    @MQEKEFIRSTLEGACY 2 หลายเดือนก่อน

    Injalo Tata to be old is a privilege not everyone will survive.💪

  • @cbonisosiboniso8154
    @cbonisosiboniso8154 2 หลายเดือนก่อน

    Okungphatha kabi kthi zonke lezozinja ezithuka inhlamba ilezinto ekuthiwa zinenhlonipho Zikhuliswe Emakhaya

  • @MagumaaNag
    @MagumaaNag 29 วันที่ผ่านมา

    Iqiniso mgube

  • @LindaniZulu-n1p
    @LindaniZulu-n1p 2 หลายเดือนก่อน

    Mahle amazwi ka Babu mgube 🤝

  • @SandisiweDladla
    @SandisiweDladla 2 หลายเดือนก่อน

    Iqiniso lakho baba🎉🎉

  • @MichaelMzobe
    @MichaelMzobe 2 หลายเดือนก่อน

    Banomona vele abalandeli baKhuzani kanti ukukhuluma akusizi azishe ngengoma bakhohlwe ukukhuluma ngabanye abaculi banake uKhuzani wabo.kanye nalento akayibangayo engabe ubangani nobani ngoba uMthandeni ushaya voice mail

  • @thabomakhanya5426
    @thabomakhanya5426 2 หลายเดือนก่อน

    UAli yinsizwa engenamona nagqubu,akukho okungalungile esenzweni sakhe masingaphiki nabantu abanomona

  • @SyabongaMtshali-yn9qn
    @SyabongaMtshali-yn9qn 2 หลายเดือนก่อน

    Ngiyakuzwa Mina nqwele endala kamaskand amazwakho akhomba kukhulu nkulunkulu akugcine njalo nje uphile nje

  • @XolaniSikhakhane-i5m
    @XolaniSikhakhane-i5m 2 หลายเดือนก่อน

    Izwi lelo Mgube mina ngiwumlandeli woSaziwoyo bambengakho ikhuluma akumona okithina balandeli

  • @NTOMBIKHONA-u4k
    @NTOMBIKHONA-u4k 18 วันที่ผ่านมา

    NIZOQATHWA ILEZIBOZI ZABALANDELI BALWA IZIMPI ABANGAZAZI

  • @gugumlaba6162
    @gugumlaba6162 2 หลายเดือนก่อน

    Kodwa kukhona ikhehla elisha kangaka ai abantu izilima😢

  • @siphiwewela3625
    @siphiwewela3625 2 หลายเดือนก่อน

    Mmfoka Mgube siyabonga iziyalo ezakhaya nokhombisa ukuthi umakade ebona usuvuthi ukuthi bafo abantu abathandi ukuthi kunco ywe abanye banenzondo yeqiniso kuningi okuhle ekubone kuwe okwakhayo qhubeka usifundise ukwazisana nobuntu

  • @AbednichompilontleJaca
    @AbednichompilontleJaca 2 หลายเดือนก่อน

    Kunjalo Mgube nekhehla elingaka àkaliboni kuzekube manje bazitshena ukuthi bayaphoxa bayeke bathanda ukhuluma nje bafunze iqhawe labo

  • @Londiwen58
    @Londiwen58 2 หลายเดือนก่อน

    Akhale❤❤

  • @n-kaymchunu3117
    @n-kaymchunu3117 2 หลายเดือนก่อน

    Abalandeli ngeke nisabanlungisa kade kwaqala...zolo lokhu noKhuzani ubethukelwa ukuthi ukhokhele uThandazani kwiMpucuzeko. So ngeke nje nisabenza lutho

  • @mthandiwegcokamachiya157
    @mthandiwegcokamachiya157 2 หลายเดือนก่อน

    Wabeka bhuti Ali onendlebe uzwile..umuntu onomona angeke wamshintsha ngisho ungathini kuyinto ephila kuye ngaphakathi kwaphela nje

  • @BonginkosiNgxongo
    @BonginkosiNgxongo 2 หลายเดือนก่อน

    Mina ngithi khuohuka bhuti omdala,kodwa izandla emapoketini😅😅😅😅😅

  • @lindilefreeman201
    @lindilefreeman201 2 หลายเดือนก่อน

    ❤❤❤❤❤❤❤❤😊

  • @jabulanimsomi21
    @jabulanimsomi21 2 หลายเดือนก่อน

    Lento eyenzeka Paris iyafana nento ye MK 😂

  • @LondaniMlambo
    @LondaniMlambo 2 หลายเดือนก่อน

    Baba mgube mahle amazwi akho siyabonga

  • @mthokozisisakhile5563
    @mthokozisisakhile5563 2 หลายเดือนก่อน +1

    Yekela ukuphendula abalandeli yeeehen syokhuza kuze kube nini mhla usuthukwe yilaba ozitshela ukuthi abanamona uyophinde uzochaza futhi?

    • @pottersngwadla1195
      @pottersngwadla1195 2 หลายเดือนก่อน

      Washoe sengathi uyena yedwa othanda ukuphendula yonkinto.

  • @Celobuhle
    @Celobuhle 2 หลายเดือนก่อน

    Amazwi adodile lawo Mgube ibambe lapho nj

  • @MaxwellMthethwa-sd9eg
    @MaxwellMthethwa-sd9eg 2 หลายเดือนก่อน

    Kuyezwakala ukuthi kukhuluma umuntu ovuthiwe ongenamona...

  • @mfundomhlaba4015
    @mfundomhlaba4015 2 หลายเดือนก่อน

    Abanye baya le abanye baya le

  • @bonganiemmanuel303
    @bonganiemmanuel303 2 หลายเดือนก่อน

    Up up up❤

  • @khoimkhwanazimusic3504
    @khoimkhwanazimusic3504 2 หลายเดือนก่อน

    Ukhulume kahle Mgube

  • @gcobisakube752
    @gcobisakube752 2 หลายเดือนก่อน

    Wathetha kamnandi Buti, uvakele umyalezo

  • @sun1hotel
    @sun1hotel 2 หลายเดือนก่อน

    Ikosi ibe nawe baba mahle amagama akho kuningi osazoba nakho

  • @sandilesandile946
    @sandilesandile946 2 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂 inkinga nongaboni uyazabone abalandeli bakaKhuzani bafuna sengathi yonke into ngangoKhuzani mmmm umona okubo

  • @jabulanimdluli4777
    @jabulanimdluli4777 2 หลายเดือนก่อน

    Baningi abafaka amaphenti kuma blue national

  • @benbuthelezi4929
    @benbuthelezi4929 2 หลายเดือนก่อน

    noLwa wayethukwa ebizwa ngawo wonke amagama manje sebekuwe Mgube

  • @SIBUSISOXULU-vk9po
    @SIBUSISOXULU-vk9po 2 หลายเดือนก่อน

    Hhiya mfoka Ndukuzempi

  • @NompiloMpanza-n8d
    @NompiloMpanza-n8d 2 หลายเดือนก่อน

    Bayambhedela umfowakithi bayanyela into emnandi imnandi kufanele senzenjani uma umaskandi esenza kahle

  • @sthembisomkhize1734
    @sthembisomkhize1734 2 หลายเดือนก่อน

    Mkhaya wami banomona abantu qha ngeke ubenzele lutho

  • @AphiweNgcongo-h1m
    @AphiweNgcongo-h1m 2 หลายเดือนก่อน

    makhulu amazwi akhoba baba umgube

  • @SiphesihleThemba-m1c
    @SiphesihleThemba-m1c 2 หลายเดือนก่อน

    Awonanga if I'm imnandi ingoma unelungelo nawe

  • @ThandiweZide
    @ThandiweZide 2 หลายเดือนก่อน

    Ei kodwa bantu bakakhuzani bezwa fthi banomona ave uzonizacisa umona ,ninavumsni kuthi niwile bhu

  • @sphiwekhuzwayo9506
    @sphiwekhuzwayo9506 2 หลายเดือนก่อน

    Omama abaphayo abalandeli baMgodi bafuze babwabo

  • @MthetheleliDlamini-i4e
    @MthetheleliDlamini-i4e 2 หลายเดือนก่อน

    Isxembe sani futhi lesi ngobuso lol dunudunu😅

  • @MsimangoDumisile
    @MsimangoDumisile 2 หลายเดือนก่อน

    wawumgijimiselani pho ngemvubu

    • @SiyaSityoshwana
      @SiyaSityoshwana 2 หลายเดือนก่อน

      Haybo nawe keh wavusa indaba endala kanje

  • @phaphamanjenje7422
    @phaphamanjenje7422 2 หลายเดือนก่อน

    Boulez banomona laba 😂

  • @MthobisiMaphumulo-f6d
    @MthobisiMaphumulo-f6d 2 หลายเดือนก่อน

    Bakufakelani empini zikakhuzNi koda abalandeli bayinkinga.

  • @WendyManjola
    @WendyManjola 2 หลายเดือนก่อน

    Kodwa abakwesekile nje amaviews ushayudaka wayilahla lapho ukuthi ukhethe izwi lakho uqhaqhazela ungathi ubhukuda ePower Lana eOrlando umkhulu ngampela no views elokubheda usugugile

  • @emanuelntombela2062
    @emanuelntombela2062 2 หลายเดือนก่อน

    Up Boet Ali up

  • @mbonisenilucas447
    @mbonisenilucas447 2 หลายเดือนก่อน +1

    Igeza lol

  • @Chinekewhowwww
    @Chinekewhowwww 2 หลายเดือนก่อน

    Lo Khuzani yini nkonga yakhe ecula I nonsense at the Sametime

  • @khanyisaningubane7409
    @khanyisaningubane7409 2 หลายเดือนก่อน +4

    Song of year ❤❤❤❤❤

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 2 หลายเดือนก่อน

    Mxx ikhonde

  • @MthetheleliDlamini-i4e
    @MthetheleliDlamini-i4e 2 หลายเดือนก่อน +2

    Chaa 😊wena mgube kubona ngsho ingane encane kut ukhotha ugqoko lakubo leskhova vele wena khuzani bakucuphile kuthi yoba yixoki manje kuyaku hlula ukuxokiza ayakubona mablue naction lento yakho wena yini khuzani mekhiphile ungapost udlala ingoma zakhe ngoba wonke nje mntu oynsizwa udlala khuzani emicimbini ezitolo kuphi nakuohi koda wena awmzwa uzwa lontunsula wathi uhlabe ingane yakho ekuxhaphaza nenza ngathi anizwani kant amaplan wenu kut nisondeze endlamlenze kant thinake enkandla asxokizi wakuchiliza kunjalo mfana wami ngeke nize nilunge inkandla lee boss wena nje usalwa impi kagcwensa owaye beke khuzani inkosii mkuthi akunjalo yakuvuma kut ukhuzani ilembe leqa amanye amalembe ngoku khalipha kwalo 😢😊😂

    • @sthembisokhanyile8587
      @sthembisokhanyile8587 2 หลายเดือนก่อน +1

      Looooool iskhova sithakatha emini mnje sisazoba xova ngengoma enenkosi phakathi nina nisazofa i stress ngoba u Mthandeni umi ngenhla mnje ushaya kwasani akafuni lutho phambi kwakhe iqhawe lenu liphelelwe i stayela mnje licula ingoma zokubhiyoza kuphela zase ma tarven ngithi qhude manikiniki mnje 😂😂😂😂😂

    • @siphosethumyeza8167
      @siphosethumyeza8167 2 หลายเดือนก่อน +1

      Umona uqala lana futhi abantu kumele bekufunde kuthi abaculi ngeke bezwe ngani futhi akanankinga Khuzane noMthandeni nina eninezinhliziyo ezimbi futhi Mthandeni noKhuzane abanankinga kumele nikufake emakhanda

    • @QuestionMaphumulo
      @QuestionMaphumulo 2 หลายเดือนก่อน

      Ayikho into eyislima njengabalandeli, idwedwe zokgcina labantu bayezwana bona niyaklwwebhana nina