Nelo and Sthe I'm not sure if you'll see this comment but guys thank you for bringing our favorite artist closer to us🙌🏽... We appreciate you and we will keep supporting you until✊🏾 Thank you guys🙏🏽
One of the best podcast noMaphathefika inkosi yengoma enomyalezo edlula amaqhawe ethu nansi ke into esiyilindele kumculi uma emenyiwe ageqe amagula simazi kangcono singabalandeli unkulunkulu amgcine uDumakahle sidla okunonile emculweni wakhe
Nelo and Sthe I'm not sure if you'll see this comment but guys thank you for bringing our favorite artist closer to us🙌🏽... We appreciate you and we will keep supporting you until✊🏾 Thank you guys🙏🏽
Cha syabonga impela
Siyabonga kakhulu leyonsizwa ngyazela eNewcastle. Sasizwa kakhulu kangangokuba yaze yabhekha ingoma yethu eyayishloko Dear Andile" lona wwakukhumbulekhaya. UNtofontofo ilona owekade engaphansi kwababa uhhashi elimhlophe naye wayenengoma enhle.
I am just proud to see ukuthi at least khona usephumelele kithi, kulendima yeziginci. Ngoba thina ezethu zisakhala emakamelweni ethu. sidlalela izintombi zethu.
Ngaphandle kokuchema He is best maskandi artist at the moment🙌
Real TV1 yenza ezibukwayo syabonga kakhulu bafowethu nikhule njalo muhle msebenzi ngithanda nemibuzoo yenu isishiya sinolwazi olwanele ngesivakashi🙌🙌🙌
Best Maskandi Album winner kumaSAMA mark my words. Phakathi komhlane nembeleko. Umfana Odumekahle
Kube njengama gama ekehli
Uyiciko ekhuluma nje uDumakahle🙌🙌
first time i heard this song AMDODA AMAHLANU i thought iculwa ngumntu omdala ...then by time goes on i ended up following his music
Inkulu leyongoma
Ey yona inkulu kakhulu lengoma and indala kunaye
"Ooh ngahlukumezeka "ngyasdweba isthombe nam ngalengoma ngize ngikhale😢😢❤❤
Dumakahle cha mfanakithi uyayazi into oyenzayo qhubeka njalo 👌👌👌
Real Tv1 bafowethu mhle umsebenzi imibuzo yenu ibonisa ukuwazi umaskandi futhi nokuwuthanda. imibuzo yabalandeli iphenduleka yonke, mawuqhubeke umsebenzi omhle🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥❤❤
Isiyodibana e Germiston we Dumo 💃💝
Kodwa bakithi mfanawami ingomayakho eyayithi ngiqome mtanomuntu ngizolobola ngomfanawasekhaya ezolusa izinkomo zakini ngoba izinkomo azikho ekhaya yayimnandi inokuhlekisa❤❤❤❤❤
Siyabonga kwi Real TV1 Nelo well done my brother for the support yokuthenga amaCD💯💯
Maphathefika mfoka Nkosi uyinkunzi kodwa mfwt mina ngyakvuma mina ngthanda nomination wakho nj...up💪💪
Ey, ave ijula lendoda ewuDumakahle. ❤️❤️❤️👏👏👏
2019 saze sakucela impinda eMabhida,🔥🔥...up Dumakahle, up Real tv1 🔥🔥
Siyabonga bafowethu ukusilethela amaqhawe wethu, sithola ithuba lokuwazi kangcono
Maphathefika lihle ikhono lakho mfwethu liyasithokozisa mfoka Nkosi🤝💪✊🔥🔥🔥
Wow bafwethu keep up the good work, Dumakahle is young yet he is verry wise engathi engathola i guadence enhle aphumelele
Akuvamisile ukuthola umculi kamaskandi okhuluma into eqondile njengoDumakahle sekuyacaca ukuthi kungani izingoma zakhe zihleli zinomlayezo ocacile.. khuphuka lapho mfana oncane.
Aibo bafe2 nami ngiyayicela cd ka phathas 🤴🙏🙏🙏🙏🙏🙏niyazi nani ngiwumlandeli wenu wokugqina
Real Tv Isaya kude ongohlaba umxhwele lendaba yokuthenga amaCd ✊✊✊❤️❤️❤️
Syabonga bafwethu, muhle umsebenzi eniwenzayo for our beloved local artists....ake nibize uSkele Mbele phela bafwethu
My favorite Artist Fly high Dumakahle
Dankie bafwethu ngale interview khuphuka lapho Phathas🙌🙌🙌🙌
Umnandi kakhulu umculo wakho Dumakahle ukhule njalo qhawe 🤝
Bo bhuti uNkulunkulu anibusise ngomsebenzi omuhle eniwenzela omaskandi.
Dumakahle Dlubheke Mzukulu bafwethu niyawugeza umoya wam ai niyayishaya ingoma iyona top 3 yam leyo
Uyinkunzi Maphathefika & ngiyabonga Real TV ngendlela enihleleke ngayo kuma interviews wenu
Keep it bafo uCedric nkosi Eswazini we love you bro
Dumakahle mfethu uyibambhe kanjalo siyakuthanda singabalandeli✊✊✊✊✊✊
Ngaphandle kwe politic u Dumakahle no Mdumazi bayakwazi ukubhala kulabo maskandi abakhona 🔥🔥🔥
Including sminofu uya baba bhut,umzukulu angaz kwenzekalani
Maphathefika uyiqhawe mfo
.
Syabonga real tv1 nge support eniyipha amaqhawe ethu niqhubeke njalo ningapheli amandla
Hayi mina ngiyakuvuma dumakahle uyayishaya ingoma mfana 👋👋👋
Siyabonga bafwethu.Dumakahle usimele siyi Vryheid.siyabonga kubaphathi bohlelo niqhubeke njalo ngomsebenzi wenu omuhle 🍏🍏🍏💚💚💚🐊🐊🐊🔥🔥🔥
Maphathefika mfwethu uyezwakala ngisho olimini ukuthi uliciko isizulu asitolikwa 🙏🙏🏋️
Real tv 1 niyasibusisa ngokusilethela amaciko ethu. Ngithi phambili ngodumakahle uzithobile frm ehammarsdale. Angiphuthi kubuka ireal tv
To be honestly ngyayithanda i support eniyenza kubaculi.
Eyii wayicacisa eyesiginci Maphathefika
My favourite, umaphathe fika dank bhutii
Ngobese usuze wajuluka gologo😀😀😀tifa njalo
Yaze Yafika Le Interview ekade siyilindile, Angilele Ngibuka Yona🙌🏽🙌🏽.
Inhle into
Elinye lamaciko engilikhonzile kakhulu leli
Qhubekani bafwethu nomsebenzi wenu omuhle 🙏
Yellow bone qhubekani bafw nisiphikele kogwansile, muhle umsebenzi wenu🔥🔥🔥
Eyi ngyalivuma lphathas liyawuqopha umlando ngamvuma ngiqala ukumuzwa kumadodana amahlanu🤝💯
Iphathas le Audi... uBhuti onomoya ophansi😍😍
Bengingayazi ke lensizwa kahle kahle bengingamnaki nje kodwa sengizomeseka. Sibonge zinsizwa 🙏🏾
Lomfana ingoma yakhe inkulu ngendlela eyisimanga. Ngiyayicela nami bafethu le CD yakhe
Lenkab iyamaz omuny munt, ngiphile nayo kakhul laeGoli
Ay vele mina ngiyakwazi mfwethu lokhu oyikho ngiyakwazi inkinga uhlonipha kakhulu usaba neyntombi 😂😂😂kodwa ungashitshi mfwethu kulento oyiyo ❤
Sanibona lapho kwi Real
Tv1usebenzi muhle Phathasi isigingci nami ngibona sibalulekile senza iñgoma ihluke kwenye siyabonga qhawe❤
I love dis guy😭
Naze nalikhuluma iqiniso bafowethu ngyabonga mina🙏🙏😊😊
Yayinhle i ngxoxo. Iphusile futhi ikhulile iyakha. 👏🏿
Ngibong bafweth ngokuleth iPhathas, umsebenz wal nsizw ngawutheng kuyen esandlen umalum wayiqhwa i-cd yam...
ngaphandle kokuthi lomfana ngiyamthanda ngolwakudala Real TV 1 uyibhoza
Eyakithi lenkunzi phansi esgubudo ehhebedlane nasebayeyikhulu🙏🙏
Nami bhuti cela ningipha iCD🙏🙏🙏
Ukube igama lobukhosi aliphuphile kanje ngabe sith inkos umaphathefika inkinga ngenke sikuphuphile
Uyajula uDumakahle kanti no-S'the uhlakaniphile 🔥🙌!
Uhlakaniphe njengo Solomon wasebhayibhelini
Yacula DUMAKAHLE kodwa mncane ku MDUMAZI nge song 🎵 ♥ 🔥 Ntwana yami
Ngezami zombili lezo
USIPHUKUKU UMUNTU ONCABA KUZA EMAGCEKENI AKWA REAL TV1 THANKS NELO & STHE.
Niyobe nonakele South Africa lah ❤
@realtv1 muhle kakhulu bobhuti omsebenzi wena, ikakhulu wokugqugquzela ukuth abathandi bomculo baseke ngokweqiniso futhi bawuthenge umculo. Inkosi inibusise. UNtshosho lona Amadodana ENtandane iqembu.
Ngyathemba kuyokwenzeka nathi sihlale nani, ukuvuza ikhono lethu kubantu. Syabonga🙏🏽
I like dumakahle mind set and uqinisini
Cela ningiphe eye phathas nami 🙏
ngicela ubuti uSthe ake abenendlela yokungena uma ebuza imibuzo futhi uvo lwakhe uma eluveza kungabi sengathi uyalwa uma eveza umbono wakhe,... izinga lenhlonipho kule interview yanamuhla lincane,....kodwa futhi asikhumbule lokhu bafowethu uphuzo oludanayo alukho luhle uma usemusebenzini.🙏🙏🙏🙏🙏
Danki Dumakahle 🔥🔥🔥🔥🔥❤🔥❤🔥
Dumakahle Waze wangumntu oryt bona
Dankie Phathasi mina nje ngithi muhle umsebenzi wakho
Siyabonga DUMAKAHlE ngokusicacisela ngomculo kamaskand nam senginalo ulwazi
2021 udumakahle ushaye kakhulu,ngyakvuma nkabi
Zonke zimnand
Muhle umsebenzi wephathas langakith nv🌹❤💋🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Good interview, ngiyayicela nami CD😋
You're so calm Dumakahle mfwethu
Maye siyabonga bafowethu nge reality tv1 solo ngiyayilandela
kuhle lokho isupport enhle leyo ,uDUMAKAHLE ngempela
One of the best podcast noMaphathefika inkosi yengoma enomyalezo edlula amaqhawe ethu nansi ke into esiyilindele kumculi uma emenyiwe ageqe amagula simazi kangcono singabalandeli unkulunkulu amgcine uDumakahle sidla okunonile emculweni wakhe
Dankie Liyeli Thivi wani, danki Muntuwempela
Wakhuluma kamnandi Mfoka Nkosi mntakababa👌👌👌
Athi ngi download Duma kahle ❤❤❤❤
Ukhuluma into ebalulekile yokuzihlonipha nokuzazi wena njengomculi kamaskandi kwamanye ama music genre dankie
Eish this channel is going far, engathi bafowe2 Ningathola ama sponsors azowuhlonipha umsebenz wen e Real TV one
Maphathefika liqhakazile ikamva lakho♥️
Webhuti mina ngyawbhala umaskandi. Kunengoma engaybhala ethi Thixo wethu. Kodwa ngayiyeka ngoba ngaysusela engomene yeNcandweni.
Angikholelwa entweni yomuntu nami
Real tv on nami ngiyayifuna iCD ,asazi noma sengi late
Maphathefika 👏👏👏👏insizwa le
we love the Content. khula Real tv1
Aw syabonga nge phathasi lethu👊❤
Dumakahle nguyena inkosi yomaskandi 👍
Duma kahle is the best maskandi ❤❤❤❤❤❤
Yabona Dumakahle umculi onomlayezo njengawe ebengakazalwa unzima kakhulu Maphath'fika
Up maphathefika
Ngyakuthanda bafanas keep it up uza kahle kakhulu
Up Dumakahle up!!!!! Humble soul
Khuphuka wethu. Syabonga ngesenzo esihle
U Quality wumculi 😮
Real TV muhle umsebenzi. Ngicela CD ka Dumakahle.
Lumnandi uhlelo lwenu bafwethu🙌
Akuphi ama branch eynduna akhona nokuthi if ufuna ukuqala branch ngakith myb ayikho for uDumakahle??
Ngicela iCD nam❤🎵🤲
Sisacela ama album aw3 manje mfoka Nkosi udumakahle, iphathasagila last album umculi wangempela 🙌