Zibonele isizathu esenze uMdumazi noNjoko bexabane becishe belwe.

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 5 ต.ค. 2024
  • #gezanimediaproductions #maskandi #livepodcast #umdumazi #njoko

ความคิดเห็น • 222

  • @siphamandlagwala5441
    @siphamandlagwala5441 2 ปีที่แล้ว +10

    Gezani kade waba khona kumaskandi nobhuti uGeh kodwa loluhlelo lwenu luzowona kakhulu umculo knokuthi luwakhe, syaz nyawthanda umaskandi scela nilungise nohlelo lwenu alube productive umculi azize ngoluza klona nathi sizuze ngokuza kwakhe la, umphathi wohlelo lwenu akazi lutho ngeke uqala uhlelo sewuth ubamgani noban, ubhut uGeh akazibambele atleasy

    • @laitaluvolwethu5159
      @laitaluvolwethu5159 2 ปีที่แล้ว +1

      Yiqiniso bhuti lelo buka kwasa imibuzo yabo iphuphile yonke eg' ungaba ungathanda sikubuze wuphi umbuzo' what kind of question is this? Tjoo bayawubulala maskandi oogezani bahlulwa kukucula baphinda bahlulwa sisithembu (polygamist)🤔🤔

  • @simisowiseman2058
    @simisowiseman2058 2 ปีที่แล้ว +9

    U Njoko uyindoda❤❤🙌🏾 lokhu komfana kuzenza into eshisayo ngoba kwaz vele kuzolanyulwa, uzokubhonya uNjoko lokhu

    • @InkunziYathole
      @InkunziYathole ปีที่แล้ว

      Lento bengithi umdlalo lakuyaliwa umculo siyakuthanda kodwa sekuyimpi kuzekani manikhuzwa

    • @ndumisomtetwa
      @ndumisomtetwa 5 หลายเดือนก่อน

      Ayihlabi ngakumisa

    • @Phiwamvumo
      @Phiwamvumo 2 หลายเดือนก่อน

      Wawuphendula umbhedo

    • @NolwaziKubalo
      @NolwaziKubalo หลายเดือนก่อน

      Yisihlama lokhu ukungumadlebe😢😢

  • @zodwadlamini4213
    @zodwadlamini4213 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngiphoxikile ngo mdumazi umdlombe wamsimba njoko is respectful man u njoko ufundile mhlombe abantu base Ntuba amahlathi losisi u support umdumazi ngiyambona

  • @hloniphanimlotshwa9964
    @hloniphanimlotshwa9964 2 ปีที่แล้ว +10

    Khuphuka Mdumazi

  • @mthabisenimthimkhulu538
    @mthabisenimthimkhulu538 2 ปีที่แล้ว +5

    Umdumazi uyahlanya yaz ungathi unemnyaka engaka umuntu umdelela bese uth awumazi

  • @b0nganijack11
    @b0nganijack11 2 ปีที่แล้ว +7

    ngthanda i humble kanjoko lokhu kuza ngobuso kyabhamazela elokshin bokugwaza lokhu

  • @cfisomaziyah9487
    @cfisomaziyah9487 2 ปีที่แล้ว +6

    Ngiyabuthanda ubunsizwa bakho mdumazi ungahambi udla bonke labafana alikho ivaka emtuba👊👊

    • @sifisongema7765
      @sifisongema7765 2 ปีที่แล้ว

      Uzonya nyi unjoko ufikenini khona emculweni esethi ukhuluse umdumazi

  • @samumaureen8698
    @samumaureen8698 2 ปีที่แล้ว +12

    Ibonise ukukhula eyase Nkungumathe ,i like ukuzithoba kwakho,eyi une body u Njoko🤣🤣

  • @sibusisomkhwanazi3975
    @sibusisomkhwanazi3975 2 ปีที่แล้ว +8

    Umshayeli wohlelo luyamehlula

  • @mphathisincube510
    @mphathisincube510 2 ปีที่แล้ว +6

    Ngyathanda lapho Njoko uyisibonelo esihle kwabasakhula uqhubeke ngokuzehlisa

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 2 ปีที่แล้ว +4

    Unjoko uphapha kakhulu akana mandla enjaloooo isilima nje

  • @Sonkosi
    @Sonkosi 2 ปีที่แล้ว +5

    UMdumazi mase kuza ngakuye uyalwa ey iyacasula lomfana waseMtuba

    • @a.mnqobigumede7182
      @a.mnqobigumede7182 2 ปีที่แล้ว +1

      Ingakucasuli into yabaculi ongabazi ngampela....coz after umcimbi bebehleli bonke behleka usecel ucasuke wedwa

  • @busisiwembuyisa7395
    @busisiwembuyisa7395 2 ปีที่แล้ว +2

    cha mdumazi wenu lo uyidlabha shame akazashawe wakhula izinsizwa ziboshiwe njoko ngiyayithanda ndlela oziphathengayo

  • @amosmtolo5780
    @amosmtolo5780 2 ปีที่แล้ว +5

    Lohlelo kuba kuya ngokwami ngabe ngithi kwalivalwe,coz alunamfundisa.lutho emphakathini,kuphela liququzela undlame,endimeni kamaskandi,

  • @mpendulohlabangana7584
    @mpendulohlabangana7584 2 ปีที่แล้ว +2

    Up mfano uDumo mani thina sokweseka noma kunzima

  • @velaniclive1787
    @velaniclive1787 2 ปีที่แล้ว +3

    Ngaze ngaphoxek into yenziwa umdumazi.....Oryt uzophathe ngenye indlela LOMFANA okwesibili lebyokudajwa kanjen ay ayiyonhle

    • @somnyamamcambi7643
      @somnyamamcambi7643 2 ปีที่แล้ว

      Ave ephoxile

    • @tzankomonde5083
      @tzankomonde5083 2 ปีที่แล้ว

      Mmm ufundisekile Njoko loluhlanya oluhlala ludakiwe angithi lwaduna ngayo leyongane

  • @simphiweraymondmajola375
    @simphiweraymondmajola375 2 ปีที่แล้ว +2

    ukhulile kodwa uNjoko, uMdumazi udinga ukululekwa ngokuziphatha kwi-media ihlazo leli asibukisa lona la singabalandeli bomculo

  • @simangeleshandu4648
    @simangeleshandu4648 2 ปีที่แล้ว +2

    Yey bayazala abanye abazali🤣🤣🤣, Mdumazi bakith zehlise khehla ngeke ufe

  • @kimbrohlindo7602
    @kimbrohlindo7602 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngangithi lomfana abathi uMdumazi uhlakaniphile but ngibonile ukuthi usengumfana, akuyona indawo yokulwa lena kumele mawumdla uhluzekile ekhanda uzazi izindawo zokubonisa ubushinga namandla wakho not kuma interviews actually in front of the cameras,, ngizama ukuthi kumele ube professionals even though uzwa ufudumala bcs of amagama aphuma emlonyeni embangi yakho or uzakweni enibizwe naye kuinterview

    • @sifisongema7765
      @sifisongema7765 2 ปีที่แล้ว

      Lapho yenziwelani into ezoqhatha abaculi ngoba ngeke bekwazi ukubaxazulula

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 2 ปีที่แล้ว +6

    Ngokubona kwam uMdumazi ngeke elunge kuNjoko ngesbhakela

  • @menzimkhize4240
    @menzimkhize4240 2 ปีที่แล้ว +1

    Ai mfana uma usangizela nge Hennessey uzoba nenkinga ,ngizokqhumisa kuvele kukhulunywe nje koMdumazi ....utshwala bunjalo

  • @sibonelosibiya0311
    @sibonelosibiya0311 2 ปีที่แล้ว +3

    Nizosqhathela abaculi, iyekeni lento yokuletha izimbangi kanye kanye

  • @vusumuzisithembisomasuku2123
    @vusumuzisithembisomasuku2123 2 ปีที่แล้ว +2

    MfokaMhlongo nazoke Mfana ungadlali abanye abafana

  • @gertcordier8571
    @gertcordier8571 2 ปีที่แล้ว +1

    Khuphuka lapho zndleyncane ungangenzislima

  • @maskandiomnandi2998
    @maskandiomnandi2998 2 ปีที่แล้ว +3

    Ninamanga engaba niyakwenza nina ukuxolisa kuMdumazi noNjoko nakubalandeli. Ningenzi engathi beningazi ukuth kuzokwenzakalani manibabiza bobabili. Isenzo senu sibi.

    • @handsomemakhonza399
      @handsomemakhonza399 2 ปีที่แล้ว

      Vele yibo laba abaphehli bodweshu luyithulele akwazi ukth abantu behilizisane zibekwa nje kodw uhlelo luqhubeke kunjalo no yibo ocojimpi laba baqhatha ingane

    • @sbukofakathi8778
      @sbukofakathi8778 2 ปีที่แล้ว

      Lethani lomuntu engizobhekana naye uphi kanti up qhawe up intsizwa zisematuba

    • @sphansibande1710
      @sphansibande1710 2 ปีที่แล้ว

      Nguyen kant lo uNjoko 🙈😂😂😂

    • @nkosiedlamini2798
      @nkosiedlamini2798 2 ปีที่แล้ว

      You guys bust getting stupid Mdumazi deeper into the dark pit....really funny am sure he's gonna appreciate 👏🏿👏🏿

  • @aaronmoreniemagubane9361
    @aaronmoreniemagubane9361 2 ปีที่แล้ว +3

    Abafowethu baqhathwa ilentombi ifunani emadodeni

  • @bonganimlambo8415
    @bonganimlambo8415 2 ปีที่แล้ว +3

    😂😂😂Yeyis Umdumaz yezw😀😄😄😄😄

  • @jongiemriga3281
    @jongiemriga3281 2 ปีที่แล้ว +1

    UMdumazi uhlanyiswa ilento ayiphethe ,akazi ukuthi angashawa eyiphethe le nto akayiphethe #Hawu wadelela umfana

  • @andisamagwaza5319
    @andisamagwaza5319 2 ปีที่แล้ว +4

    Kodw siyazi ukuba igora ziphumile umhlongo bebezomgingqa

  • @unjemnyama1867
    @unjemnyama1867 2 ปีที่แล้ว +1

    Ubofunda ukulinda impi ize kuwe ungayiphangi ngoba ingahle ikubinde

  • @thusomsimango720
    @thusomsimango720 ปีที่แล้ว

    ngaze ngay mosha i data yam.....yin yona lehhhhh, bese kuthiwa sizi lima leh ngaphandle, hhagga maan

  • @tzankomonde5083
    @tzankomonde5083 2 ปีที่แล้ว +1

    Uyivukane we Mdumazi askwazi nathi

    • @zinhlezuma8528
      @zinhlezuma8528 2 ปีที่แล้ว

      Yey asimaz ngempela ngakubo zintsha yin izibhamu waze wanesdinyana umfana

  • @siphomthethwa673
    @siphomthethwa673 2 ปีที่แล้ว +10

    But what was the point of having them at the same time?

  • @mthembulegacy3662
    @mthembulegacy3662 2 ปีที่แล้ว +1

    Bayezwana laba after interview bebechawulana bekhuluma nabalandeli efonini bebambene ,ziyezwana izinsizwa amaphaphu phansi

  • @AsipheHlakaza
    @AsipheHlakaza 4 วันที่ผ่านมา

    Mdumazi ❤

  • @lungilesithole2315
    @lungilesithole2315 ปีที่แล้ว

    Umdumazi uzintshela ukthi uyazi njonko bambalengane kancanenje izokwazi ukthi ubani wn

  • @MlandoMabaso
    @MlandoMabaso 5 หลายเดือนก่อน

    Umdumaz widakelwe tshwala lana ayii nawe njoko khuluma uqede ndoda ungaland kanje

  • @zamayvonne3286
    @zamayvonne3286 2 ปีที่แล้ว

    Uyaphapha u mdumazi and what I notice ngathi akakwazi nokulwa

  • @Sibusisopakkies
    @Sibusisopakkies 2 หลายเดือนก่อน

    Qhawe lam wangiqeda la uźomgibeza imbongolo engaboni uzomxhoba mayimzela nge hennsy uzomqhumisa unama hlaya mdumazi igoso

  • @ncamsileportiamamba248
    @ncamsileportiamamba248 ปีที่แล้ว

    This is a lesson learnt kuthi ungamusizi umuntu

  • @lunganisimanga9415
    @lunganisimanga9415 2 ปีที่แล้ว +1

    Niyasiphoxa, ihlazo leli

  • @zusipempopoma215
    @zusipempopoma215 2 ปีที่แล้ว +2

    Mdumazi akanasimilo n if uyaqhubeka kanje uzolahlekelwa emculweni kakhulu. In this industry u need to be professional

    • @somnyamamcambi7643
      @somnyamamcambi7643 2 ปีที่แล้ว +1

      Kakhulu

    • @gifthlongwane4849
      @gifthlongwane4849 2 ปีที่แล้ว +1

      Ei kanti nokuhlonipha engathi awunangqondo nako kukwenza udlale abantu

    • @zusipempopoma215
      @zusipempopoma215 2 ปีที่แล้ว

      But kunezinto that fanele ungazenzi phambi kwecameras ufuna ungafun cz ziyamosha reputation yakho remember being a public figure akufani nam

  • @thandiwemabaso9463
    @thandiwemabaso9463 ปีที่แล้ว

    Njoko ngithanda indlela othobe ngayo mdumazi ufika nenqondo yesqatha and ulihlathi ululaza mavikani uyinsizwa kodwa njoko Shym lokhu kuhlamyiswa yilahle ulwabishi Yin Yona le lezinto zinedezikwazukcula umaskand besezizibona zizinsizwa mxm ngasiphiso a isthombo .

  • @ntombib8209
    @ntombib8209 2 ปีที่แล้ว +1

    Njoko uyindoda ungabi uthandimpi unaso isikole kuhle kakhulu lokhu ungabi uphuma silwe.Naze nabahle ke kodwa bakithi

  • @mndenimenzi4787
    @mndenimenzi4787 ปีที่แล้ว

    Uyeyisa wenaNjoko awushayiweee ukube wakuthela ngempama nje

  • @nongcebobutter4166
    @nongcebobutter4166 2 ปีที่แล้ว

    Ayyy ayvalwe le show noma ibize nga one by one umuntu a -enjoy imoment yakhe eyedwa nabalandeli bakhe otherwise izogcin isiyi restling vele ngoba nama Questions akhona aya adder nawo🙅🙅

  • @emmanuelzivanai9550
    @emmanuelzivanai9550 2 ปีที่แล้ว +1

    Uyeyisa Mdumazi wakhona 🚮🚮🚮🚮 cha uyangphilela Njoko uqhubeke uzhloniphe

  • @siphomthembu4460
    @siphomthembu4460 2 ปีที่แล้ว

    Ngimthanda kakhulu umdumazi yehlisa umoya mfana wami ungalwi

  • @sokesibonengubane502
    @sokesibonengubane502 2 ปีที่แล้ว

    Ai unjoko kufanele engabe uphendula imibuzo Ulokhu uyathemeleza ai ai

  • @kheswa19
    @kheswa19 2 ปีที่แล้ว +4

    Uyena Njoko lo? Ewu! Bayadelela abanye abafana 🤣🤣

  • @Sibusisomlando
    @Sibusisomlando 8 หลายเดือนก่อน +1

    I njalo ngoma mdunazi kodwa uyibheke leyondoda ewu Njoko imbi impela ngengoma

  • @vusi3685
    @vusi3685 2 ปีที่แล้ว

    Mdumazi awufunde kuzihlonipha ndoda ayi akwenziwa lokhu okwenzayo

  • @cornerflag6937
    @cornerflag6937 ปีที่แล้ว

    Uyagovoza kodwa losisi nering engathi ucingo alukhopha Ku shebert

  • @ntuthukoprince6639
    @ntuthukoprince6639 2 ปีที่แล้ว

    Cha amadoda akalwi ngezandla njengeyngane azobulalana ..induku kphela ezolungisa la just 1 minut...zikhuzweke

  • @thulaninxumalo478
    @thulaninxumalo478 11 หลายเดือนก่อน

    Sicela I boxing fight yalezinsizwa please

  • @zamamathula6409
    @zamamathula6409 ปีที่แล้ว

    Ngithanda ukuzehlisa kuka Njoko Mina ungbonise imfundiso yabazali bakhe

  • @thembelanintuli5264
    @thembelanintuli5264 2 ปีที่แล้ว +2

    Ngizokuthinta 🤣🤣🤣🤣 up NHL up

  • @zakhelemsizi9722
    @zakhelemsizi9722 2 ปีที่แล้ว +5

    Yinhle lento yale-channel and iziwaqeda amanga kuMaskandi
    Into engingaycela ukuth baqikekele
    Ukuth baqinise ezokphepha mangabe
    Kuzofika abantu abangatholan ngokomoya🙏

  • @siphelelemaduna36
    @siphelelemaduna36 2 ปีที่แล้ว +2

    UMdumazi akanangqondo

  • @madodasimelane2397
    @madodasimelane2397 ปีที่แล้ว

    Wemadoda lokuklwebhana kusbambili sizwe ukuba siphumelele uthando nokuhloniphana kuzosbeka phambili

  • @sabelogiven2831
    @sabelogiven2831 6 หลายเดือนก่อน

    😂😂😂😂zinukelana okwangempela ke lezi

  • @JaphetMbambo
    @JaphetMbambo 5 หลายเดือนก่อน

    UMdumazi akahloniphi futhi izomhlula impilo

  • @bonokwakhemajola5144
    @bonokwakhemajola5144 2 ปีที่แล้ว +3

    Lababantu bebeshisa bobabili kodwa khona ose dlala I victim game ozenza umenziwa

  • @lungelozipho9615
    @lungelozipho9615 2 ปีที่แล้ว

    Inkani yomlomo aynganga mandla we Mdumazi

  • @cebomdakane9389
    @cebomdakane9389 2 ปีที่แล้ว +1

    Wahlulwa uhlelo ucc

  • @bonganidhladhla5901
    @bonganidhladhla5901 2 ปีที่แล้ว +1

    Umbedo wohlelo lo futhi kayinangqondo lento nalo mfana uMdumazi akanangqondo akatshengisi ukukhula futhi ubunsizwa akusiyo lento

  • @thaban022
    @thaban022 ปีที่แล้ว

    Ufike kanjani ungaziphethe

  • @NkazimuloSiphilele
    @NkazimuloSiphilele 5 หลายเดือนก่อน

    Phans kwankomo kayxoshwa😂😂😂

  • @mthobienkosie7344
    @mthobienkosie7344 ปีที่แล้ว

    Uyaphapha Madlebe

  • @mduduzimsizi2431
    @mduduzimsizi2431 2 ปีที่แล้ว

    Ngizokuthintaaaaa😁😁

  • @nkululekomnotho3695
    @nkululekomnotho3695 2 ปีที่แล้ว

    Kukhona othi uyathemeleza omunye kodwa naye uyathemeleza futhi insizwa isho two or three wamagama bese iyathula yeeeerrrr
    Insizwa zemilomo

    • @zinhlezuma8528
      @zinhlezuma8528 2 ปีที่แล้ว

      Yey amakhosikazi estokofela lawa

  • @zinhlezuma8528
    @zinhlezuma8528 2 ปีที่แล้ว

    Kodwa ke next time ubeyinsizwa nje kahle uzethembe uyeke ukuzuma hau zithembe

  • @Isawtheworldforwhatitis
    @Isawtheworldforwhatitis 2 ปีที่แล้ว

    Mdumazi usazofunda okuningi ngama mind games kule game

  • @sphamandlahlongwa3724
    @sphamandlahlongwa3724 2 ปีที่แล้ว +1

    Bekuyini inhloso?🤔kwangathi vele bekuqhathwa, omunye "upamu"😂😂😂🤣🤣omunye "umadlebe"🤣😂😂

  • @AneleBawana
    @AneleBawana 6 หลายเดือนก่อน

    Usile Njoko

  • @sfisomafreewenkondlo5188
    @sfisomafreewenkondlo5188 2 ปีที่แล้ว +1

    Uyeyisa lomdumaz wenu😂😂😂😂😂

    • @sicelokuhlegoodenough7915
      @sicelokuhlegoodenough7915 ปีที่แล้ว

      Ukhule yedwa lomfana kwamina ngekeshawe mdumazi angali uyacula kodwa ai ukuziphakamisa kanje wehlisa isthunzi somtuba lomafinyila kanina

  • @mhlalisihlabezulu2029
    @mhlalisihlabezulu2029 2 ปีที่แล้ว

    Kkkkk uqhathizwe nangwe qhathizwe lenkosi eyisholo
    KaGcwensa osowalala.

  • @nonhlebuthelezi4146
    @nonhlebuthelezi4146 ปีที่แล้ว

    Ngicazwe elikamandlebe

  • @winilengobe2506
    @winilengobe2506 2 ปีที่แล้ว

    Mdumaz hhai unendelelo shem

  • @lebothekid
    @lebothekid 2 ปีที่แล้ว

    Yin lengoma ayicula ekqaleni

  • @scelomkhwanazi6969
    @scelomkhwanazi6969 2 ปีที่แล้ว +3

    Ey FUSEG wethu 🫡

  • @MelusiLindelani
    @MelusiLindelani 11 หลายเดือนก่อน

    Into enona ngayo nibanika utshwala

  • @khulekanisbusiso8552
    @khulekanisbusiso8552 2 ปีที่แล้ว

    Mdumazi uhlulwa utshwala kodwa

  • @prosperndlovu1327
    @prosperndlovu1327 2 ปีที่แล้ว

    😂 😂 😂 😂 😂 Hawu ziyakhala nje kanjalo

  • @mfokamvelases.a
    @mfokamvelases.a 2 ปีที่แล้ว

    Yadlala injomane usaphila nje laphp ukhona khona.

  • @xolaninomewu3344
    @xolaninomewu3344 2 ปีที่แล้ว +1

    Yhee mdumazi 😀😀😂

  • @clifforddladla6847
    @clifforddladla6847 2 ปีที่แล้ว

    Uyanini phesheya nanka amabhinca ewela njalo

  • @nursembuyazi1602
    @nursembuyazi1602 2 ปีที่แล้ว

    Ngaphoxeka ngingowaseMtuba

  • @jobemondise2581
    @jobemondise2581 2 ปีที่แล้ว

    Cha bafowethu unjoko uyeyisa naye khona amagama.ngoba ethi madlebe ubesho kubani?ngoba ethi uNkulunkulu bobabili umsangano abawenzile

  • @GcinohCele
    @GcinohCele 2 ปีที่แล้ว

    Usenkingeni uMdumazi, angeke aphinde adelele umuntu njengoba ebaselwa igama laMadlebe

    • @sifisongema7765
      @sifisongema7765 2 ปีที่แล้ว

      Alimubaseli inkinga liphima kwimbangi yakhe uma uyilandela lento waliveza igama likamadlebe nelikazandla ezincane

    • @GcinohCele
      @GcinohCele 2 ปีที่แล้ว +1

      @@sifisongema7765 😂😂😂😂😂 asilindele umntalabho kaMthandeni

  • @ikhethelomedia
    @ikhethelomedia 2 ปีที่แล้ว

    Kazi uyekeleni ukukama umdumazi?

  • @Khumalo1992
    @Khumalo1992 ปีที่แล้ว

    WeNjoko uwunkulunkulu mawenzeni?

  • @somnyamamcambi7643
    @somnyamamcambi7643 2 ปีที่แล้ว +1

    Ave engicika umdumazi lo bengimkhonzile yo

    • @sifisongema7765
      @sifisongema7765 2 ปีที่แล้ว

      Ucikwa ubala ngoba awukwazi okumenza acikeke Uma ebona unjoko

    • @gifthlongwane4849
      @gifthlongwane4849 2 ปีที่แล้ว

      I wonder bewumsiza ngani usamkhonzile, nokuthi uzolahlekelwa yin ngokucikeka kwakho asazi

  • @bawelilengubane6863
    @bawelilengubane6863 2 ปีที่แล้ว

    Nangu ezobheda lomuntu ungunkulunkulu manje yena wasemtuba

  • @njabulobuthelezi1377
    @njabulobuthelezi1377 2 ปีที่แล้ว +1

    ayii u Mdumazi
    u rude kakhulu

  • @sbangamchunu9765
    @sbangamchunu9765 2 ปีที่แล้ว +1

    uMdumazi Kanti uyasangana akamazi manje uNjoko

  • @bongekamsomi7015
    @bongekamsomi7015 2 ปีที่แล้ว

    Kade ephuzile yin mdumazi

  • @nzuzaphuhh8716
    @nzuzaphuhh8716 ปีที่แล้ว

    Mdumazi

  • @uzulusouthafrica6524
    @uzulusouthafrica6524 2 ปีที่แล้ว +1

    Inhloso yalento Yini vele

    • @a.mnqobigumede7182
      @a.mnqobigumede7182 2 ปีที่แล้ว

      After i interview bebehleli bonke laba bejabule kuhlekwa....

  • @ShiptechCato
    @ShiptechCato ปีที่แล้ว

    😂 akasho kanje mecula lo