iBhova Elincane , Bamuphusha nge Album Ka Mgqumeni, Linamanga Igcokama - [SgeqaMagula-Ep,24,S2]
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 31 ก.ค. 2024
- #SgeqaMagula #RealTV1 #Podcast
Real TV1 is an independent Media Company, which features News which are predominantly in isiZulu (90%).
The purpose of this channel is to update and entertain people in South Africa.
The Home of African Trends.
For business:
Email address: Realtvone1@gmail.com
Phone Number (WhatsApp Only): 079 519 9084 - บันเทิง
Sanbona ohlelweni, ngicela niphakamise igama lami lapho nisho nje kuth benginani e Rosbank mall ensukwini😂😂😂😂😂😂😂Njabulo Ndlovu
Wola brazo.... Uyi king
Usidlala kahle isiginci kodwa ke mlonyeni akaphiwanga umfana. Thank you🙏
this boy reminds me his father .i really loved him.uvele angikhumbuze ubabakhe impela😭😭😭😭😭
Ngisacela ngenye imini ningibizele IZINYANE LEDLAMANZI one day uyacula lowa mtwana especial ushun weDlamanzi👑✊👌💌
Ake simuphe support umfana syeke ukuba mabhinca kakhulu sthuke ngenhlamba khulani ziqhaza zikamaskandi
Inhle yona iconfidence anayo umfana kodwa engathi lephulwe lingakavuthwa leli bhodwe. Kuningi okusamele akufunde. Izwi lakhe ligaba lihle uma engayeka ukufaka umfutho before acule ngoba ugcina ingasaphumi kahle. Kuningi okusamele akufunde ngomculo before aye estudio. Uyamdinga futhi no producer estudio. Lastly inhlonipho ibalulekile boy ukuze ukhule
Cha confidence ikhona Yona😂
Ntombi zimshela ngeData bekumele niyincelise ingane ngoba isencane , ngoba ithi uDuvile uGogo kaBaba wayo uqinisile umfana kunjalo, uDuvile owaseMdletsheni wazala UMaqhawe khona EMdletsheni UMaqhawe wazala uMgqumeni, wakhulela EMdletsheni ngokushona kukaMaqhawe nonina uNgenzeni waseyohlala noMalume eNquthu wakhulela khona yikhoke uMgqumeni wayethi uqhathwe EMdletsheni kofenisi naseNquthu empofana🤞
. bazoyiphikisa yabo emizweni elingekho noma abangalizwile Qhawe yileli ishiwo ngoba kodwa kangakanani iyiqiniso ngabe ngisho into , lami ngoQhawe izinto sebathatha abantu abanyea KuwukuthiwuK
The boy is matured shame, ibhova lazali insizwa lah✊🏾🙌🏽
aykhona kade ngilalele i album yakhe manjer iya bhimba lenkabi bengithi bayay sukela, kodwa ay qhubeke ibhimbe ingayeke ngoba umculo wayo uyathembisa
Ngcela lobhuti ayeke ukufaka ophaca, umsebenz uyahlonishwa
kkkkkk weee
Inesibindi lentwana mayizame okwaz ucula ekhaya umdlalele voice iyala yona
Iyazithemba lentwana futhi ngiyifisela inhlanhla uJehova ayikhanyisele ayikhusele futhi
Ayi yena lombhemu bandla uyayibeka intambo ngavele ngikhumbula i magic
Iyakhuluma lengane icathulo zikababa ngingazithenga ezifana nezakhe🎉🎉🎉
Real TV 1 ngisuka kude nani animgwexi umuntu ngembuzo ngoba nifuna aphendule lokhu okufunwa inina ave nihlelekile👌👌👌👌❤❤❤🔥🔥🔥
Siyabonga kakhulu.... 🤝🤝👍👍👍
Definition igcwele izobankulu iNgoma la nesisoka skhona nolimi ai akufunek nibe personally 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🙏🏽
Cha ke lombhen uzwakala enobuchopho, am sure he's gonna make it ngale Attitude yakhe
Untanga wethu lo angimuzwa mina especially kwiphimbo ngoba shame is’ginci uyazama. Engingamupha kona yi confidence nje. Komele ngizwe kwi album ngoba ama clip wakhe ashaya eceleni
Isgigxi ungcono mfana webhova kodwa iphimbo cha kuyabheda
Lumnandi uhlelo lwenu bafwethu 👏🙏
Amagama akho ngiyawathanda mfanakith kuhle ukuze hlisa uhloniphe abantu ❤️❤️
Ubabiza ngamagama abant'abadala lomfana
Kwedini asithi kumele ufuze uyihlo kodwa nantoni oyenzayo uyenze kahle
Amazwi anothile lawo bhuti siyabonga 🙏
Bengazi ukuthi he wouldn't disappoint ibemnandi le episode bafowethu
Ibhova elincane up wegqumo
True lusanda laba abafuna ufane nebhova ngqo abadede umfundisi akazizali washo uyihlo uze washo nokuthi umfundisi akamzali omunyumfundisi ngibone ngam suka ibhova Mina ngohleli ngiksaphotha
Angikho happy mfana ngenkulumo zakho ezibukelaphansi abaculi abadala,ngikukhonzile impela bt muzozangalowo mcondo uzobabenkinga Ku music ngiyabonga Thuba.
Lisho uliphinde lelo, phela umfana ngempela akukho asekwenzile emculweni okwamanje usasizwa yigama likayise nje, uma ezoza kanjena uzophupha efika nje
Umfana webhova udinga imfundiso emculweni ngoba uzobe lenkinga nxa edelela abaculi abadala kabasheshe bembonise engakaze simuzwe sethuka wonke umuntu odlala ushuni kayise ngoba ngibona kuyalapho.
NgiwfokaZindela nje ngithi ngyalthanda uhlelo lwenu ngoba lisnika ulwazi oluyilo nqo ngamaciko akithi✊
Wakhumbuza inkosi yomskandi❤
we Lusanda umculo awsilo ifa.
Ngathi ingamukeleka bakithi Lendoda emculweni👑
Asithi njena sonkeni sithi khumalo,khumalo khumalo x 3 ,egameni likayise nelendoda nelikamoya, 🙏 amen.
Uyasishaya impela isginxi mfana inkinga nje iyodwa uzethemba ngokwadlulele akehlise kancane uzokhula angbonge.
Up mfana we Bhova up.
uhlakaniphile loMfana ngyamvuma mina 😅😅 uyinsizwa Mzukulu kaMaqhawe
Hello
siyashadisa yini kwa real tv 1 nangu uyello bone ne nsudi😁
Uma engema nenkani yokungavumi ukufana noyise uyophhumelela emculweni ihluzile le Awtty umqondo uphusile 💪💪💪💪
Anitshele lengane ibuyele eskoleni iyofunda iyeke kukhuluma izinto engazazi. Kukhona abafana Bama Hawukela okungu Mgqumeni. Noma kungekona ukuthi uzalwa uMahawukela. Kanjalo nabafana baMgqumeni. Hamba uyeskoleni uhlukane nensangu wena mfana
Khula mfana wethu ka gqumo, sacela nibize umlabalaba ngokuzayo
Isiphiwo saMgqumeni siku Mlabalaba Khumalo 🤞
Singenhla kakhulu esikaMlabalaba into angakakwaz ukyenza ukdlala inkostin kuphela
inkinga ushilo mfana kut akangeni ezicathulweni zikayise
Ukucula nje into ongayazi,
Imnandi le show ndaqala nokubona I Bhovelincane
Ngiyafisa mfwethu ulimele iqiniso uphika ngisho into oyaziyo ukuthi izingoma zababa wakho zaqedelwa ukhuzani. Nokuthi ungakuqinisekisi ukuthi akekho umculi omdala ongasebenza nabo engikwaziyo indlela ibuzwa kwabaphambili nokuthi impilo angeke ube sesqiniseko yokuthi izokubekaphi.
Awusho ingoma eyodwa eyaqedelwa uKhuzani lool amanga ndoda
Wena Nelo wena, uhlekan ngempela utalanjwa iGugas....🤣🤣🤣
Uyacula umfana ❤🙏
Waze wakhuluma kahle umfana weBhova 👊👊ei
Khuphuka lapho mmfan
Uma ngingathola abantwana abathathu ngibafundise lomculo wami . Lomfana ubuye egule umgodi ne gcokama ibona abaqedela I album ka mgqumeni
Kumnandi ukuba lusanda uvele uphendule nje😀😀😀😀😀😀
🤣🤣🤣🤣 my favourate show #SgeqaMagula
Kuzolunga lokhuza
Lusanda ungichaza mase shocked 😂😂❤
Ave delela umfana ongena ngoma
Lo mfana waculisa okwendidane😭😭
Uyabhimba lo boi
🤣🤣🤣🤣🤣 Siyabonga ku Nkosana kamaskandi
Ai ukuziphakamisa kuningi kulomfana kanti nengoma ayikho nje qobo
Bakhona abanzi ukucula kodwa bengazi ukudlali sginxi✊
Mmmm ayi cha yena uyavuthwa lomfana
Umlabalaba next time please... Sigcwele ngaye.
😂😂😂😂 Sekudakwe ugologo sekuyadelela
Bt wayethe uMgqumeni masthenge nowabanye abaculi waye ngenamona
Sekudakwe ugologo lokhu😁😁uthi injani iKing Gugas?
Isigingci uyasishaya iphimbo zomele azame ukuliphushisa kancane uzoba yinkinga eyihle nase nsangwini no gologo
😂😂dabule nge gala 😂
Real TV 1
Eishiiii lomfana iqiniso ayiii uyalibeka
Wacikoza Lomfana
Cha ayikho ingoma kuwe Lusanda uyafosta nje..
Ikhono likhona mayekwazi ukucula edlala isigigxi into ehlula insizwa ezikade zacula izwi nje elishodayo.
Uyabhimba lo mfana kaMgqumeni
Lomjita 😂uthi untencane engamosha ingoma yakhe ekben lomfana engaculi nakahle ay soke sizwe madoda
Umbuzo we album niwubuza kumuntu oseshilo ukuthi wayena 9, kodwa ke usewubekile umbono wakhe.
❤❤❤
Niyamazi kodwa uMlabalabala Khumalo? Anibize yena.
Nami ngyafisa kwebembize
Uzokhahlela ababhemu sengimzwile
Sekyaphuza lokhu
Ei 😁😁 kuloMculoooo 😁😁#kwazisholo uKhuzani
Uwageqile amagula lomfana
Lomfana uzazelibhiya namantombazane only ekuculeni dololo uzidakelwa laphana ehlanzeni e hostela
Odansisa odali 😁😁
Manje lomfana usholo okut angeke asebenze nomfana KaMjikjelwa
RealTv1 unamber 1 nami ngyeza ne RealTv2
🤣🤣🤣🤣🤣 uzolandela bonaa ube u2
@@SEBEMDLILE yebo🎊🏆
Awu siphe ungenhla kakhulu
Sakhala kamunandi seso sigingci awuuu madoda
😂akazi okuthi kubo kusemdletsheni uboy uthi kubo kagogo yithi omakhelwane bakhona
Aawu Nelo uWelile nengane😂😂😂🤣🤣🤣
Nazoke sesikhona singaqali
Vuma Lusanda ngyaythanda leyo akekho oyofika kuMgqumeni akekho 🙅🙅🙌🙌🙌👑👑
N uhlakaniphile Lusanda yerrrrrrrr😢😢😢🤔🤔🤔🤔🤔
kuncono nizixoxele nje ngoba ekuculeni umfana usakuhlaza kakhulu futhi nani niyezwa but still niyamkhohlisa
awu lomfana akafani no mgqumeni futhi uhlaza ngengoma akazi lutho
isigingci uyasizama umfana kodwa ingoma yona ayikho sidalo...... ayikho... ayikho......
😂😂😂Ei iyabhimba lenja... Nakwisginci isahlanganisa bandla
Aw kodwa yini ngamatshe mfwethu...
uqinisile umfana umasesho kanje😀😅😅🤣
Ayikho inhlonipho lapha ubiza uyihlo ngegama
Mfanam singakuboni sewutalabha uNkulunkulu nawe njengoyihlo
Bahubhe
Lidala igcokama
Bengithi uzoshaya eyakhe hhayi ekaYise sizwe ukuthi yena uphetheni