umlungu wantshontsha amadocuments ami wavula icompany, angisebenzi nemali yesibonelelo angiyitholi

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 1 ก.พ. 2025

ความคิดเห็น • 73

  • @scelomhlongo9970
    @scelomhlongo9970 8 หลายเดือนก่อน +5

    Ngiyabonga kakhulu ngokuzwelana nam nangokungiseka niyafisa ukusizakala nami

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 9 หลายเดือนก่อน +3

    Buti Mdu engathi angasizakala UCC abelungu izigebengu ezinkuku MY God bless you n you team

  • @floratenge1688
    @floratenge1688 9 หลายเดือนก่อน +2

    Bhuti Mdu uyasebenza yanga uThixo angakupha amandla uyephambili elizwe lifuna abantu abanjengani ne team yakho May God bless you all Bhuti Mdu❤

  • @thandiweshange5575
    @thandiweshange5575 9 หลายเดือนก่อน +4

    Awangenelele political parties nansi inkinga sizani ze nithole amavoti kyaphuthuma!!!

  • @nkosinathikhumalo1342
    @nkosinathikhumalo1342 9 หลายเดือนก่อน +3

    ABADLE ZONKE IZINTO ZAKHE LO CC UZOBA RICH SOON THULA UBUKE LINDA NJE 🙏🙏
    Ne profit yaleminyaka yonke nje kumele ayithole

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo 9 หลายเดือนก่อน +1

    Yey sisenkingeni kulelizwe igebengu zyazenzela ngempilo zethu kodwa mama zosizakala la ka Thuleleni

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 9 หลายเดือนก่อน +3

    Kwabuhlungu dadewethu but u Thixo uzokulamlela ngayo ithuleleni foundation.😢😢😢

  • @DinnyNyofane-bv2mv
    @DinnyNyofane-bv2mv 9 หลายเดือนก่อน +4

    You have your shares waiting for you mummy, your worries soon will be over, that man is going to pay you

  • @BalungileCele-sn5lo
    @BalungileCele-sn5lo 5 หลายเดือนก่อน

    Sicela part 2 walendaba..syabonga kwiThuleleni TV..

  • @xolanimpanza9930
    @xolanimpanza9930 9 หลายเดือนก่อน +4

    Abelungu bafronter ngaye for BEE. Ngempela kufanele kungenelele abammeli amavictims athole okungokwawo ngokwenkampani.

  • @MmapiElizabeth
    @MmapiElizabeth 9 หลายเดือนก่อน +5

    This is so sad how can he open a company with her details without her consent that is fraud😢😢😢😮

  • @LungieThethwayo
    @LungieThethwayo 7 หลายเดือนก่อน

    My sister god will help you

  • @fisanizondi951
    @fisanizondi951 9 หลายเดือนก่อน +1

    Ngifisa atholakale akhokhele ucc ingxenye yemali yenkampani abese emkhokhela isamba semali yeminyaka ayisebenza kuye kanye ne UIF ayikho impunga yehlathi 😢kuzolunga mtanenkosi kobe angathi uyaphuphu sekuvule iminyango

  • @Uniko2012
    @Uniko2012 6 หลายเดือนก่อน +1

    They do open companies ngamagama abantu abangazi niks . Nam i got aware when i worked for SARS

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 9 หลายเดือนก่อน +1

    • @THULELENI_TV
      @THULELENI_TV  9 หลายเดือนก่อน

      Thank you Bucie 🙏

    • @buciemaphosa3954
      @buciemaphosa3954 9 หลายเดือนก่อน

      @@THULELENI_TV ❤️

    • @buciemaphosa3954
      @buciemaphosa3954 9 หลายเดือนก่อน

      @@THULELENI_TV 🙏♥️

  • @BabaDlamini71
    @BabaDlamini71 9 หลายเดือนก่อน +1

    Abakini bayakutanda nkosazana and ubabonge, ngati ibengumhlana ngabakini bayakhuluma kuwe bukhoma

  • @victorvelaningongoma8705
    @victorvelaningongoma8705 9 หลายเดือนก่อน +9

    this is a criminal case, he should be arrested for fraud and impersonation!

  • @nokukhanyanokubonga154
    @nokukhanyanokubonga154 9 หลายเดือนก่อน +1

    Uma udalelwe ukuba nama business noma ungaya kosebenza uyabuya uqhubeke nama business owadalelwa wona nangu noMlungu ekuvulele ngoba wena awazi ukut udalelwe ukuba yi Boss

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 9 หลายเดือนก่อน

    Mmmm nkosyami okwesibil ngizwa is istory esikanje

  • @NomusaMahluza
    @NomusaMahluza 9 หลายเดือนก่อน

    Bhuti Mdu NAMI nginenkinga ekhona ngidinga usizo lwakho

  • @winniedlamini8414
    @winniedlamini8414 9 หลายเดือนก่อน

    Mduduzi ❤

  • @nhlanhlazwezwe7758
    @nhlanhlazwezwe7758 9 หลายเดือนก่อน

    Waze wabola umlungu jesuu engathi usisi angasizakala

  • @ZamoMhlongo-wd6so
    @ZamoMhlongo-wd6so 9 หลายเดือนก่อน +1

    Abangenelele bo abaphathi bezwe boso politics sizani ma South Africans nantu udaba lubncayi

  • @NomusaMbhamali
    @NomusaMbhamali 2 หลายเดือนก่อน

    Eyi kuyadlalwa ngathi uma ungazazi izinombololabantu abanemali bayacasha ngawe badle ngawe ube unganalutho kodwa iqiniso liyavela ekugcineni

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 9 หลายเดือนก่อน

    Mmmmh ngathi kungalunga cc sebenzela igebengu lezi😢

  • @ThabihBlose-zp1vm
    @ThabihBlose-zp1vm 9 หลายเดือนก่อน

    😭😭😭udaba luka cc lufana exactly nolwami nkosiyam nd angazi nokuthi ngenzenjani plus nginengane ezoya ka Matric soon uma isi apply for NSFAS kuzovela ukuthi mina nginezimali engingazazi 😢😢

    • @charlesmyeza4266
      @charlesmyeza4266 9 หลายเดือนก่อน

      PLZ CONTACT ME U ARE VERY RICH PLZ LETS DEAL WITH THIS

    • @kholekantose
      @kholekantose 9 หลายเดือนก่อน

      😥😥😥😥

    • @Luyanda-sz2qv
      @Luyanda-sz2qv 9 หลายเดือนก่อน +1

      Bhalela kwathulelen phela nawe

    • @LindokuhleButhelezi-w5j
      @LindokuhleButhelezi-w5j 8 หลายเดือนก่อน +1

      Mbhalisa ngomunye or u gogo wakhe uzowuthola

  • @zinhledludla6674
    @zinhledludla6674 9 หลายเดือนก่อน +2

    Waze wakhohlakala umlungu ngisho esezwile ukuth usuyaz still R350 phoo kwaku mele akuvale umlomo noma ingo 10 or 20K

    • @pamellandunge9172
      @pamellandunge9172 9 หลายเดือนก่อน

      Kwakumele amakhele umuzi amthengele ne moto😅

    • @pamellandunge9172
      @pamellandunge9172 9 หลายเดือนก่อน

      Kwakumele amakhele umuzi amthengele nemoto😅

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki
    @ba-kasbongiseninombalizabayeki 9 หลายเดือนก่อน

    Hmmmmmm kunzima eAfrika bakwethu abelungu badlala ngathi ke Manje

  • @thulanoku8202
    @thulanoku8202 2 หลายเดือนก่อน

    Engathi ningavala naleyo company imali yezinto ezizodayiswa kuyo inikwe usisi uhlukumezekile iskhathi eside

  • @KhanyiPhewa-bj5ec
    @KhanyiPhewa-bj5ec 9 หลายเดือนก่อน +3

    Akanikwe phela imali yekampani a ngithi eyakhe

  • @BiyisiweMoloi-ee7id
    @BiyisiweMoloi-ee7id 9 หลายเดือนก่อน

    Isono esingaka 😢😢😢😢😢😢

  • @nomsombulukomtshali8722
    @nomsombulukomtshali8722 6 หลายเดือนก่อน

    Wakufakela ushevu othatha kancane kancane yikho bathi une-TB bonga idlozi ukuthi wasinda

  • @MavundlaSdudla
    @MavundlaSdudla 9 หลายเดือนก่อน +2

    Manje umama akafisi nokuthi kisulwe yonke lento udinga imali kuphela???

  • @abigaildlamini7921
    @abigaildlamini7921 9 หลายเดือนก่อน

    Yo akaboshwe lo mlungu ibuhlungu lento ayenzile😭😭😭😭

  • @NomfundoMkhize-ve9yc
    @NomfundoMkhize-ve9yc 3 หลายเดือนก่อน

    Ngaze nganyanya angikaqedi ngisho ukuybuka le video ngcela aboshwe loyo mlungu 😫😫😫😫

  • @StevenLothi
    @StevenLothi 8 หลายเดือนก่อน +1

    Bakwa thuleleni please funani lo mlungu aboshwe please akekho ryt

  • @SyamthandaHlongwane-qo8ls
    @SyamthandaHlongwane-qo8ls 7 หลายเดือนก่อน

    Yoh lomlungu kmele umudle yona lecomponey

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo 9 หลายเดือนก่อน +2

    Ey sazonotha sazoba nemali mama ngasabi

  • @NombekoQumbisa
    @NombekoQumbisa 5 หลายเดือนก่อน

    Bhuti mdu msize

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama 9 หลายเดือนก่อน

    Yoooh kwanzima

  • @DorisNgcobo
    @DorisNgcobo 9 หลายเดือนก่อน

    Ay ngaze ngathukake manje bhuti Mdu nami nginasimo escishe sfane nesadadewethu kshuthi mina ngsebenze jardin la eZimbali estates nge lock down bangicela belungu bami kuthi nghlale ngaphakaty veleke nghlala khona beseke umakhelwane angi provider ngokudla ubesetshenzelwa umzala wami bamhambisa yena ngelinyilanga baba nempahla yabo ebuya phesheya bangsayinisa ukuze impahla yabo ifike la ngababuza ukuthi ngisayina kanjani ngingasebenzi khona bathi akunankinga badinga isignature ukuze impahla yabo ifike ngapha eSouth africa kungenzeka yini ngibe senkingeni ngelinye ila ngyabonga

    • @pamellandunge9172
      @pamellandunge9172 9 หลายเดือนก่อน

      Zange ufunde yini bfr usayine??

    • @DorisNgcobo
      @DorisNgcobo 9 หลายเดือนก่อน

      Angfundanga bhuti kshuthi ngangdidekile nje ngoba baty uke asayine umzala ngasayinake ngicabanga ukubutshela abelungu bami mabefika ngoba abahlali bona la bafika ngama holide kphela ngabe kuwumqondomuhle yini ukubuza abelungu bami ngyabonga

  • @NikiweXulu
    @NikiweXulu 9 หลายเดือนก่อน

    kodwa cc le bekumele uthule nayo duh udle imali seshonile lomlungu

    • @mlungicmuzi2929
      @mlungicmuzi2929 9 หลายเดือนก่อน

      Umangabe engafike lomlungu kufeyena kuqala losis😂

  • @SinanzileSibanda
    @SinanzileSibanda 9 หลายเดือนก่อน

    Yah usenkingeni enkulu kabi lomame sengathi engaluthola usizo

  • @ayeshasirrage9114
    @ayeshasirrage9114 9 หลายเดือนก่อน

    Sanbona Nami ngikuyona lenkinga

  • @SnethembaMkhwanazi
    @SnethembaMkhwanazi 9 หลายเดือนก่อน

    Mmmh ngyathemba uzosizakala dadewethu ibuhlungu lento ukuth kunomuntu odla ngegama lakho

  • @DerrickKhumalo-n5y
    @DerrickKhumalo-n5y 9 หลายเดือนก่อน

    Engine case yendlu eyadliwa Ubuntu kamaspala since 1990 municipality fail me

  • @SindisiweMbatha-c7z
    @SindisiweMbatha-c7z 9 หลายเดือนก่อน

    Yoh painful story!

  • @sibusisiwedlamini5397
    @sibusisiwedlamini5397 8 หลายเดือนก่อน

    Then they call themselves hardworkers 😢

  • @ndlovuelijah
    @ndlovuelijah 9 หลายเดือนก่อน

    Loludaba lucishe lufane olwami it was involving old mutual , sad

  • @SizakeleDlamini-v6h
    @SizakeleDlamini-v6h 9 หลายเดือนก่อน +2

    Sihlukumezeke kakhul emakhishin bhuti MDU syacel nisisize Nama caregiver sihlukumezekil

  • @Uniko2012
    @Uniko2012 6 หลายเดือนก่อน

    Even black people do open companies ngama gama abantu

  • @siwfaith7822
    @siwfaith7822 9 หลายเดือนก่อน

    Hhayi

  • @ntombim8033
    @ntombim8033 9 หลายเดือนก่อน +1

    This man is a criminal

  • @ntombyShakes
    @ntombyShakes 9 หลายเดือนก่อน +1

    Manje bhuty MDU siwachecker phi amagama wethu ukuthy aseclean(I) na?ngaze ngashwa wuvalo Jesu Smakade lendoda yalana indifundisela abantwana owokqala ngabacela eqeda uMatric wamfundisa 2016 or 2017 this yr ebezivolontiyele ukufunda uboy wabhatala konke into emshayile uboy eCollege kukusebenzisa iLaptop ngoba zange wayithinta 4rm grade 1 to grade 12 sisalwisana nendaba yecomputer ke manje uvalo enginalo why engakwatanga kakhulu makukuthy umfana uyasiyeka iskole as ebembhatalela? Nginovalo lokubasecompanini ndingenacompany mina ngizihluphekela😮

  • @SindisiweMbatha-c7z
    @SindisiweMbatha-c7z 9 หลายเดือนก่อน

    His gonna pay you , his a big cruminal

  • @Leonliaralee99
    @Leonliaralee99 9 หลายเดือนก่อน

    Basizakala abanye ngoba kumlungu kodwa abantu batwele bayabulala😂ngyadlala

  • @mavismotalajoe8571
    @mavismotalajoe8571 9 หลายเดือนก่อน

    Uhlelo luhle and very informative. Please ask your female guest to dress respectively, longer dresses. Embarrassed.