Stesteleku ugogo mudala ubuye akhohlwe labantwana abamusa ukudlala ngo gogo because I don't see mina into ebangwayo lomfana omhlophe uyi bulling kumamkhulu wakhe ingabe uyalunhisa uyamosha big up my brother wekipisi ukuceda ugogowakho
Bamkhipha njani umntu kibo ,kuba logogo kukibo pha unless she is dead bt if she I'd stil alive unelungelo elipheleleyo kibo abazukulu bahlala ngoku ba ebathanda qha family houses are problem everywhere kwaye people don't want to be responsible immediately u maintain that home they say uzenza ngcono bakuhlanganele lonto bavele bavane kodwa bebengafunani
If unekhaya uyayazi lento Ngelinye ilanga uyafuna ukuya kini Wayeyathi uMa Woza uzothaths ukhiye ekhaya meaning ukuthi uzothi restart if you feel something is amiss.😢 Nabo banayo nje imizi yabo!!
AZ bengithi ngibona ngedwa ufike nje esazi ukuthi Ugogo u wrong ND umuntu omdala once wathi angalokhu eylanda kude kuvela angsakwaz kahle ukukhuluma mina nje umama wami uyaya I I cell no yami kodwa Uma uke wathi ungawusho u 078 akakwaz ukuyisho so nje angikho right ngale shame ND I wonder ubani owathi uStetelegu uyohlezi right yooo nga buhluungu ngo Gogo shame
yeboo ngyabonga nawe ubonile lo shidi owenzewiye ilengane. u bias loku okunyanyisayo, hawu u Wandile no Gugu uyabavala nje kanjalo. umbhedo lento yalengane
Thanks my Queen 👑 Stetelegu for the episode 🙏🙏 please Stetelegu help uGogo akhone ukunghena kubo,,abazukulu abanalungelo lokuthi angangeni kubo,,abazukulu vele basile,,Wandile God bless you ngoku nakelela u Gogo keep it up,, and you did well ngokuya e rehab,,inkatolo must just do the right thing,,isize uGogo please ngoba abazukulu abana right yokuthi ugogo angangheni kubo
u Bhedela u Wandile nje wena kubanga abantu umsindo mese u blame u Wandile, wena nje Stetelegu ungavuya unqabelwa nokhiye wase mzini ka mama wakho. ay yangicika lento yakho u bias, umuntu ucela kanjani ukungena kubo. uyabheda ubu ryt usathi uvalile ngamaholidi
Waze wanghlekis bhut ei bhuti mina ngicasulw ilowe musk ei naye u steteleku is taking side lento ubezoyqob ukube ube honest nje ukuth phela nina nimlanjwan ekhay if kusaphil ugogo uyena unamandl kulowa muzi
Noma ngabe kunjan, ave ibalulekile inhlonipho.. I hate umuntu ongahloniphi especially abantu abadala, u can still get a message across but with respect, and that shows the type of person you are! Stetelegu boo bear uhlulekile namhlanje.
Cha stetelegu namhlanje ngathi akusuwe awuluphethe neze kahle loludaba ucheme nalezichwensi zezingane oskhotheni nje laba kukubo ka gogo and vele uma belungisa kwakumele bamtshele ugogo nje ngoba kukubo
@@amandashezi2764I suppose the blatant disrespect you shown towards umamGugu is part of keeping your grandmother's legacy? You may love your grandmother and the home you grew up in, but you still don't have rights of ownership over that home. Your grandmother is survived by two of her children umamGugu and her brother. Those are rightful owners of that home. This is a lesson to families everywhere ukuthi izingane ezizalelwe ekhaya onina bazo kumele baphume imizi yabo bakhulise izingane zabo lapho, hayi komalume ngoba zigcina sezikhohlwa imvelaphi yazo bese zigxamazela amafa ako malume. Ninesibindi ukunqabela umamGugu ukuthi angene kwabo. Ningobani? Izingane zentombazane engagananga? Kwanina aninayo ngani imizi yenu niyeke ukulwisa isalukazi ngomuzi wakubo?
Ugogo must get a key to get gubo anytime abazukulo laba ba stout Gogo fight for that house baguhlanganele Steteleku I trust u pls help ugogo, I also like that boy he make it from rehab he is clean & he is so much supportive to gogo the whole world we are watching u bazukulu ur crooks especially u Thobile une zondo for u gogo u ya delela nalo we kepisi emnyama crooks that house belong to gogo give ther the key my heart is bleeding cruel ba zokolo just respect u gogo and give her love gogo I'm very sorry
I am a grandchild where i grew up nothing gives me the right to disrespect omama bami, lapha umuntu onelungelo ugogo nathi sashonelwa omama siphethwe yibo ngeke ngabadelela kubo nathi sinalo ikithi so lana kubo basincikisile period. Im not happy ngokudelelwa kukagogo 😢
Lo mama ikubo la ,laba manamakubo n at this age fanele babe nemizi yabo bonke .bafike nje khaya lama wabo just to visit n mcimbi to these .abakhule.nam I’m siding with you u ste today akamuzwa kahle ugogo she keeps siding lale team
My Queen 👑 Stetelegu hayky 2day akuhambanga ngendlela ikuhlulile nawe kade ucindezela uGogo ,,,,
Uhlulekile cc this time kanti ubuyaz into yakho ngphoxekile...gogo uGugu vele ubayeke nkulunkulu uzokuphendulela
Stesteleku ugogo mudala ubuye akhohlwe labantwana abamusa ukudlala ngo gogo because I don't see mina into ebangwayo lomfana omhlophe uyi bulling kumamkhulu wakhe ingabe uyalunhisa uyamosha big up my brother wekipisi ukuceda ugogowakho
Wayishaya ifambu namhla stetelegu ngikuthembe kangaka 😢
Hai Stetelegu namhlanje uhlukekile ngan yam lezingane ziluhlaza uGugu ikubo lapha zona sezifuna ukumphatha kubo
Lobu butha budalwa amadoda angakhiphi izimfanelo zezingane zawo ngoba manje zilwela izinto zakweminye imizi
Uyindoda Wandile uqhubeke nje unakekela ugogo wakho..❤❤❤
Wena cc we Kepisi nalo ozifihle nge scarf lingo poiseni anikwazi kukhipha ugogo kubo niyabheda nani hambani emakini
Bamkhipha njani umntu kibo ,kuba logogo kukibo pha unless she is dead bt if she I'd stil alive unelungelo elipheleleyo kibo abazukulu bahlala ngoku ba ebathanda qha family houses are problem everywhere kwaye people don't want to be responsible immediately u maintain that home they say uzenza ngcono bakuhlanganele lonto bavele bavane kodwa bebengafunani
Ngilokhu ngishilo ngithi abanye emakubo abazukulu. Iyasibulala lento yokuzala ingane sizibize isibongo sethu @@NandiphaBam
Zingenaphi ezama ndoda kulendaba 😮
Uqinisile uzifihlele ubunja
Wooo waze wabhora stestelegu kule episode walithatha iside ijooh emuntwini omdala
True
Cha stestelegu I'm disappointed today u are not fair
Stetelegu wethu ,lena yanamnhlanje ikuhlulile sthandwa sam
Beautiful gogo
Hayi stetelegu sucinezela ugogo ngabazukulwane ngendlu kagogo
Bona kutheni bangabi neyabo imizi. Ugogo ubukeka engathi ufundile makazihlalele lapho ekhona.
If unekhaya uyayazi lento Ngelinye ilanga uyafuna ukuya kini Wayeyathi uMa Woza uzothaths ukhiye ekhaya meaning ukuthi uzothi restart if you feel something is amiss.😢
Nabo banayo nje imizi yabo!!
Stestelegu ...namhlanje ugejile Sis !
Uthatha iside labazukulu kanti unjani ?
Abazukulu abaye emakubo ..ko - Yise babo !! Ikhaya lika gogo leli ..
uThobile akayekubo unobaba wakhe..njengoba esezenza uMastende enqaba nokhiye bekhaya lagogo ..akukona kini kagogo..kumele niye lapho ekuzalwa khona oBaba benu..nakhoke lapho eningafuna o - Khiye bakhona !!
Thobile cha uluhlaza Shame !!
Ayidumi kanjalo ntombazane !! Shintsha Sis ..
Wuuuuuu imindeni ngiyakutshela mina, 😂😂😂ngiyabonga mina ibolile imindeni. Izitha zakho ezinkulu umndeni wakho. Babolil3 abantu enibabiza imindeni phuhlu.
Seconded
You are 100 percent correct
No lie detected
Mmm stetelegu namhlanje uyacindezela ngampela nidlala ngogogo
Usaba uThobile
Kubi shame
AZ bengithi ngibona ngedwa ufike nje esazi ukuthi Ugogo u wrong ND umuntu omdala once wathi angalokhu eylanda kude kuvela angsakwaz kahle ukukhuluma mina nje umama wami uyaya I I cell no yami kodwa Uma uke wathi ungawusho u 078 akakwaz ukuyisho so nje angikho right ngale shame ND I wonder ubani owathi uStetelegu uyohlezi right yooo nga buhluungu ngo Gogo shame
Badlala ngaye emzini ka mama wakhe
Azange nje uliphathe kahle lolu lwanamuhla,kubukeka engathi uhambisana necala elilodwa,ugogo ikubo ,abazukulu badlela umamkhulu ikubo kanjalo nje ayi ngyamangala bandla ngisho inhlonipho nje ayizange ibekhona kulolu daba lwanamuhla.
i hope uzowafunda alama comments ashintshe lento ayenzile , ngicasukile nje mina ilobuxoki abenzile angazi noma usaba lama ntombazane angahloniphi yini. uze ungena nakuma protection order ongazi uhlanganaphi nawe noma usew SAPS yena nx ibhedile lentombazane namhlanje
Ngampela nam angithandanga indlela u cc ustetelegu aluphathe ngayo uhlelo
True today uthethe iside u Sisi no no
@@nombuyiselomthembu307 she was out of order nje
Uthathe side stetelevu waze wangiphoxa
Stetelegu uthatha i-side namhlanje kulendaba aai cha
Naye usaba loThobile 😂
Ungiphoxile uStetelegu this time
@@FikileMilandoakekho ofuna ukubona indawo akhulele kuyona kundayiswa izindaka mizwa umzukulu inganakekelwa kunawindi afile kuwe izindonga amafloods ngoba sesilungisiwe yena ayethi ngeke ayilungise ngeyakhi mali ngoba ezogqamisa ikubo wenzani namhlanje esozofuna ikhiye
LoThobile waze wazidalela mashwa,akukhulunywa kanje nomawakho.Awuhloniphi
Uyisidakwa lontombazane.uzifihlile
Wamuhle sakwazi sami mmmm engabe nvezikhathi sakho kwakufiwa
Awu ngeke sisi uyibaxile😢
Ay cha cc Steteleku namuhla yangiphoxa.yazi uthatha.iside ucindezela ugogo nje awunaqiniso namuhla...ngiphoxekile
Inkinga iqala lapho amavezandlebe ezikhohlwa ukuthi amavezandlebe. Umama wabo akazalwa kwaShezi. Lemlanjwana yakhe iluhlaza. Ukuthi bakhulele kulelikhaya akubaniki ilungelo. Inkantolo izonika umama lendlu. Angazala zibe lishumi izingane kodwa akushintshi ukuthi lezingane azinalungelo kolomuzi. UmamGugu nomfowabo are the sole heirs to the house.
Uma wabo wabashiyela umuzi lezingane kanti yin abaylwelwayo lezingane ziyaphi ngoba bahlulwa ukugada ugogo.ziyadelela lezingane maybuyele emakubo zinomsindo sekfanele ngabe zinemizi wayo zisakhulumela umuzi .ekugcineni kukubo nabo ugogo kazange bamnake babegcwale iganga abayelapho namanje ababehlala khona finish.
angabe iziphi izingane ezingamunakeke langa uGogo thina samunakekela owethu singambeke mafa washiya ikubo li damage wabaleka kufe windi kufe cabha wabaleka namhlanje selilihle usefuna okhiye kade ehamba ngaphandle yini esefuna ukungena manje yena imali yakhe ayingoqa wathi akalungisi lutho
Khululeka mamGugu uzaliwina icala uSisi wethu akaliphathanga kahle namuhla ,abazukulu abanalo ilungelo likuthatha umuzi kabomalume never ngiyayiqala ke le
Waze wangi phoxa my queen Stetelegu cha uyi baxile namuhla😢😢
Udidekile.ugogo ngeke ayikhumbule iminyaka ngendlela
Hayi ke Stetelegu, ubuchemile kuloludaba. Ubuvuna nje lezingane ezingahloniphi. Uwulungisa kanjani umuzi okungesiwo owakho, bese uma ngaloko ekunqabeleni ingane yakulowomndeni ukuthi ingene? Laba abazukulu, umama ikubo leli okukhulunywa ngalo. Une right okudlula lezingane ukuba ne access ekhaya lakubo. Akumele akhontrolwe ukuthi angene nini, kanjani. Akusho lutho ukuthi wawushiya umuzi, akulishintshi iqiniso ukuthi akuwona umuzi ka Thobile, ongumzukulu. Owabo bonke, ngoba nalezingane zine share ngenxa yomama wazo. Bengikwazi umela iqiniso, kodwa kulokhu ngiphoxekile.
Impela ucheme nabazukulu
@@petunialuthuli8267bio,last week was the same,she's taking sides
I meant bizo...Petunia is my other name
🚮🚮🚮
As much as benawo amalungelo they can't control gogo is entitled enkantolo engaxazulula la.
Iyinkinga eyabazukulu emakhaya omama babo. Angeke uzwe belwela izindlu zobaba babo. Angaz why bengazenzeli eyabo imizi.
Gaze ngamzwela umamGugu bahlangene ngaye.
akukho ohlangene ngaye washiya ikhaya wangatshela muntu kade kudayiswa izindakamizwa no maintenance amawindi efile nezicabha zifile kuwe izindonga through floods wabona lokho washaya utshani engasangeni now seshone uSis wakhe usefuna ukubuya ufuna ready-made ucabanga ukuthi uhlakaniphile akadayise kwakhe iwunga not lapha
Usho no sitetelegu umbala
Ustetelegu uhlulekile ucindezela ugugu wena
Ngenene wohlulekile abazukulu kuphi amakhaya awo wona
Stetelegu uyamcinezela Ngenene uGugu
Kakhul😢
yeboo ngyabonga nawe ubonile lo shidi owenzewiye ilengane. u bias loku okunyanyisayo, hawu u Wandile no Gugu uyabavala nje kanjalo. umbhedo lento yalengane
😢😢😢 kakhulu
Shriya vele uyakwehlula Lena ngoba Wena uthatha side labazuku UCC omdala nomzukulu wakhe uyabavala Uma bephendula
Stetelegu urongile today ngikulahla ngecala mamkhulu udinga justice bayeyisa labantu
Kakhulu 😢
Stetelegu uphuzile namhlanje ngeke i festive phela asithembi lutho uyabheda nje namhlanje uhlulwa uhlelo lwakhe.klaaaaaaa
😂😂😂😂
Akayicalele phasi.okanye ashiye ku cumba macumbane ngobe iyamehlula nalezingane aziluhlaza.abaye emakubo abazukulu
Yhoo la ba bahlasela umamkhulu wena Stetelegu cha ukholelwa babo laba zukulu Stetelegu uhlangene nezigebengu
Waze wachema stetelegu akfananga ke nawe kulokhu. Awbhalwa nje umuzi kawonkewonke yizingane zingakhulumisananga nabantu abadala. Umuntu akabhale kwakhe. Hhay uchemile sisi
Sandile uyabheda uncenge u Thobile ngenxa yokuthi unemali,ulungisa cos Sbonga kugogo,umamkhulu has got the rights ngelikubo
ayikho leyonto Sandile into ayincenge kuThobile unezinto zakhe naye yingoba uyazi izingingaba ezi wrong ebezenzeka ekhaya lingalungiswa ikhaya kundayiswa izindakamizwa elala nama ntombazane ekhona uGugu encenga ukondliwa ngendakamizwa ngeke sibukele legacy kaGogo wami destroyed ngoba ejahe kuthi ikubo engalilungisanga kade edlula ehamba ngaphandle now ngoba selingcono usezositshela ngekubo,I will stand for my grandma legacy njengoba nobani nobani engakwenza ngoba evuna umzukulu omondla ngendaka mizwa ucabanga ukuthi kunezinto zama hala akabuyise imali yami
Yebo igunya Lika gogo yikubo la.abazukulu mabahambe naye emakubo
Yaz lobhuty lo weTshirt egreen ngathi ngingamsakaza ngenye impama they don't have a ryt yokudelela ugogo balhulume umathanda wabo😢😢😢😢😢😢😢
Yindoda endala Elwela ifa iyokwakha nini umuzi wayo
Babhema iwunga laba.ngathi ungabasakaza nge nkani
Thanks my Queen 👑 Stetelegu for the episode 🙏🙏 please Stetelegu help uGogo akhone ukunghena kubo,,abazukulu abanalungelo lokuthi angangeni kubo,,abazukulu vele basile,,Wandile God bless you ngoku nakelela u Gogo keep it up,, and you did well ngokuya e rehab,,inkatolo must just do the right thing,,isize uGogo please ngoba abazukulu abana right yokuthi ugogo angangheni kubo
abazukulu balungise ikhaya laGogo wabo njengoba umnininilo ayelinakekela ngothando nayo imilanjwane yenza okufanele ukuqhubeka with Legacy yomnini muzi kungandayiswa wunga zindakamizwa umuzi uhlonipheke
thina sabazukulu sinakekela ikhaya njengoba umnini lo ayenza siqhubeka legacy kaGogo wethu ikhaya lase liphelile livandalise wabaleka nozukulu wakhe avunayo ngoba emondla ngedakamizwa bahlale kaMashu bangafuni ukubuya ngoba sekungcono kulungisiwe azo claimer ikubo
Yes akusiyona inkinga manilungisa kabo Gogo ngoba vele nina mashares yabazali,,kodwa musani ukucosha uGugu nayekukubo,,,hlalani phansi nilungise that's all i peace kuphela
Abanye emakubo finish
Umama une ryt ukwenza I letter of authority kukubo lapha iyoo abazukulu mabazame nabo bazifunele imizi yabo nathi sizwe esimnyama masenzeni ama Will
Hayyyyiii ngeke namhlanje awenzanga kahle maGatsheni uthathisayidi lemilanjwana ikuboka Gugu LAPHAYANA Hayyyyiii ngekeeee ungiphoxile namhlanje 😔😔😔
Imilanjwane elungise ikhaya yena walibalekela walishiya livandalize asikazesindayise wunga thina lapha ngoba sekungeneka akabuyise imali yami ngisho umnini muzi wangeke avume Jaken house
Cha ugogo uyacindezelwa even if edidanisa iminyaka kodwa bayamcindezela
Sandile udakiwe wena thobile uya Bosser
Akaye emendweni U thobile ugugile
Uthatha I side ke today u Stetelegu
Ubezozithini U gogo behlula sitetelegu.baluhlaza ngiyabavuma
Poor gogo even stetelegu turned her back on her 😭
1UThobile akamhloniphi u gogo nd uStetelegu akaboni nto e wrong ngaloko CC Stetelegu ubona ukuthi ugogo umbize ngoba efuna uku exposure ukuba luhlaza kuka Thobile hayi ngoba efuna ukulungisa 3ngiyabonga kumfana ngokumela ugogo wakhe
That's what I notice
Wy engakhanga endaweni yakhe 😢
u Bhedela u Wandile nje wena kubanga abantu umsindo mese u blame u Wandile, wena nje Stetelegu ungavuya unqabelwa nokhiye wase mzini ka mama wakho. ay yangicika lento yakho u bias, umuntu ucela kanjani ukungena kubo. uyabheda ubu ryt usathi uvalile ngamaholidi
Waze wanghlekis bhut ei bhuti mina ngicasulw ilowe musk ei naye u steteleku is taking side lento ubezoyqob ukube ube honest nje ukuth phela nina nimlanjwan ekhay if kusaphil ugogo uyena unamandl kulowa muzi
UWandile uyithethile inyani kodwa eqala ungena uba beniyimamele intetho yakhe Uthe(ayizolunga lento ngoba ngeyakudala isukela ebazalini,yena becinga bazovana nje ngabazukulwana bangangeni uchuku lwabantu abadala)kweyesitixo into barongo kodwa abazukulwana ekakhulu lo cc unxama ngothetha ngomsindo nalo unxibi kepsi.
UStetelegu akamthandanga nje uWandile ubebona ukuthi ukhuluma into eqondile ngokwakhe ubesefuna ukumkhipha imhlulile nje lendaba uStetelegu ubechemile
Kodwa uStetelegu ubengamzwile nhlobo uWandile ubefisa kwakumkhipha ucheme kakhulu@@bulelwalelwa9795
@@ThembisileHlophe-xc2vwNgempela! Ebelibalekela nje iqiniso ngezindlela zonke. Ubungaze ucabange ukuthi uthenjiswe induku noma imali. Ubengafuni futhi umama achaze kahle, ebemnqamula njalo. Anike ithuba kakhulu lezingane zikhulume ngokuthanda kwazo
Lengane ezifihle nge scarf iyadelela
Ufihle imikhuba yakhe...ingakho engu ngqavini kanje
Kakhulu ubiza umamkhulu ngegama
KwiFamily house uyabonisana nomnden (wonke) nivumelane ngaphambi kokwenza noma ngabe yini.
Abazukulu mabahambe emakubo. Ai banesidina abanye emakubo iyooo saze savelelwa Jesu. Kanti kunani emakubo. Kune mbungulu yini emakubo
abazukulu abahambe kubo
Inkinga abawazi namakhaya akubo. Noma bangaya bayofica abangabhedelwa njengoba bebhedela umamGugu. Lezingane izilahlwa ngenxa yokungahloniphi. Izabakhipha inkani I Court.
Kwakutheni kubangwa izindonga 😢😢😢 akekho onelungelo lokuvalalela umuntu endlini, Stetelegu dadewethu muhle umsebenzi wakho ❤❤❤
Ngyakthanda Wandile, bizo wo mtanami...Syabonga Stetelegu Cc ngohlelo...izinsuku azifani Cc, futhi nezinkinga azifani, kanjalo nabantu abafani.❤
Imehlulile kodvwa le.yebo U gogo uprotector umzukulu wakhe.kodvwa iciniso yikubo la.abazukulu abanye kubo
Ube right CC Gugu ❤🙌
Yikubo U gogo Gugu la.bazukulu must get out
Thank you Sthandwa.sam ❤Bengithi sekuphelile kanti the Universe is going to fight for me. 0:52
Stetelegu even umfana ezama ukulekelela ugogo uyamlwisa😢😢😢
Inkinga ukuthi umamkhulu usesele yedwa, abezukulu akahambe bayolungisa emakubo
ikhona lapha esakhulela khona ngeke sibuke ikhaya lidayise izindaka mizwa ngoba kuvunwa umzukulu akazidayisi ngani kwakhe basenzise iLamont? kade hamba ngaphandle lapha esinsakela ukuthi kade enzaR10 000 ngasekeni akaze alungise lutho umzukulu elala namantombazane kudayiswa iwunga ngeke sivume nekithi siyimilajwane akaqhubeke ahlale kwakhe hayi emuzini kaGogo wami yimina olungisile ngoba sekungconywana usefuna ukuzohlala ko ready made
Finish
Hayi uthwele kanzima Stetelegu🙆
Yhooo, Stetelegu sana lwam waze wadibana nentsumatsumane namhlanje. Ndimamele zadinwa indlela zam ndingayiva eyona yona. Senga ningafumana isisombululo❤
Noma ngabe kunjan, ave ibalulekile inhlonipho.. I hate umuntu ongahloniphi especially abantu abadala, u can still get a message across but with respect, and that shows the type of person you are! Stetelegu boo bear uhlulekile namhlanje.
Thobile is typical of a disrespecting child how do you tell the elder or mom about her romantic relationship
Okubuhlungu ustetelegu Ka zange abakhuze kunalokho ubavune izwe libona
Banayo nhlonipho😢
The letter of authority solved the problem. Mme gugu has all the rights as its her parents house. Kids have no right to stop gogo from her home
Cha, yiqiniso uyaqindezelwa u Gugu,la sale usuzithulela wena Gugu iyngane zanamhlanje zicabangaukuthi zyazi, phuma kubo bonke,lemini iyeza nakubo
Abahambe bayemakubo noma ayofuna imizi 72 it's a blessing ngeke ufike wena cc wesgqoko nesfonyo nawe Phindile neyadelela shem ngihawukela amadoda ayonibona njengabafazi
Cha stetelegu namhlanje ngathi akusuwe awuluphethe neze kahle loludaba ucheme nalezichwensi zezingane oskhotheni nje laba kukubo ka gogo and vele uma belungisa kwakumele bamtshele ugogo nje ngoba kukubo
Grandchildren must not rule their mom's house today you failed Gogo you took sides
Umuntfu ayoxoshwa bazukulu ekhaya le nina
I feel sorry for ugogo...noma ngabe wenzeni umuntu ozalana uyohlezi emdala...
Thobile uqhathile lomuzi weeeee😢😢😢
Ay ngeke ugogo umuzi wakhe ikubo
Kodwa namuhla sisi awuyihambisanga ngendlela, bayadelela abantwana
Ngowesthupha ukubuka wena Stetelegu watching it from Chicago 🎉🎉🎉
Nikani ugogo ikubo
WANDILE FOR PRESIDENT!!!❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ Uwandile ubengayphatha kahle lendaba. Uvalelwani uGugu?
akukho muntu ovala uGugu angeke aphinde azondayisa izindakamizwa emzini kaGogo wethu akandayise koka Gogo wakhe usabani kaMashu salungisa ikhaya ababaleka bangalilungisa ngoba selingeneka usezofuna ikubo ngamandla abanye abantu ngilungisa ikhaya laGogo wami and her legacy
@@amandashezi2764I suppose the blatant disrespect you shown towards umamGugu is part of keeping your grandmother's legacy? You may love your grandmother and the home you grew up in, but you still don't have rights of ownership over that home. Your grandmother is survived by two of her children umamGugu and her brother. Those are rightful owners of that home. This is a lesson to families everywhere ukuthi izingane ezizalelwe ekhaya onina bazo kumele baphume imizi yabo bakhulise izingane zabo lapho, hayi komalume ngoba zigcina sezikhohlwa imvelaphi yazo bese zigxamazela amafa ako malume. Ninesibindi ukunqabela umamGugu ukuthi angene kwabo. Ningobani? Izingane zentombazane engagananga? Kwanina aninayo ngani imizi yenu niyeke ukulwisa isalukazi ngomuzi wakubo?
Abazukulu akusikho emakubo koninina lume abayozakhela imizi yabo bayeke umsindo Stetelegu
Kwaze kwanzima Stetelengu namhlanje kunzima. This family got big problem. Yekela umthetho ubahlukanise.❤❤❤❤
Waze wavelelwa ugogo ehlanganyelwa ngamantombazane
Abahambe bayoshaya imithetho emendweni yabo....labafazi sasha...
Usuyasidakelwa westetelegu.....udlala ngomfana ....obuze...nje...kuphela ukuthi ....uphi okamamkhulu ukhiye....🤷♂️🤷♂️🤷♂️Kodwa....u Thobile ohlambalaza umuntomdala ....ngemiqomo awusho lutho.....uhlanazela inkulumo.....aaaybooo ....aluqonde ulimi kwi presenter .....siyabuka njalo siyi Country
@@manahnojiyeza5863Sobe bagane laba abanje. Sekulate futhi.
Thobile uhlaza
I like you stetelegu for solving family problems I'm watching from Port Elizabeth / Gqeberha ❤
Uhlulekile stetelegu namhlanje, uchemile nje straight nalamavezandlebe
No Stetelegu uyayilahla manje,I family house nibambaba imeeting, inform people that uzokwenzani ekhaya before you decide
Iqiniso liyababa uma angasowaka Shezi kumele kuthiweni yilungelo lika mamkhulu ukubatshela iqiniso U mamkhulu makaye e masters , u thobile ayo funakubo nesibongo sakubo ashiye umamkhulu kubo please,safa ilama vezandlebe ayadelela e njalonje
Abahambe bashiye ugogo
Ekhaya kubo.abamshiye nje finish
Abazukulu badakiwe cc uchemile sisi
Stetelegu sthandwa sam. Ingaphezu kwakho lendaba, mina ngithi umama uGugu akayise kwaMoja Love kuMdlalose ohlelweni Ikhaya
Hay Stetelegu today ukhetha ama side why ugogo engenaso isikhiya okanye zithathwe ke kubobonke until umthetho udlale indima yawo
sanibonani kodwa namuhla ngikubona uchemile laphaya kukabo gogo futhi uqinisile ugogo uma ethi usisi wakhe bekumele amtshele ukuthi ulungisa umuzi
ngicela ugogo ahambe aye eCourt ayofuna u 50 percent wakhe laba bayaqwaga umuzi wakubo
stetelegu ngiyakuthanda impela kodwa cha sisi uchemile angikuzwa ubuza uthobile ukuthi kungani enganiki ugogo isikhiye sakubo basho phambi kwakho ukuthi bafuna ukumgada uma eya kubo manje ubuza ukuthi uthini ngabantwana bakasisi wakhe awukhuzi
Ugogo must get a key to get gubo anytime abazukulo laba ba stout Gogo fight for that house baguhlanganele Steteleku I trust u pls help ugogo, I also like that boy he make it from rehab he is clean & he is so much supportive to gogo the whole world we are watching u bazukulu ur crooks especially u Thobile une zondo for u gogo u ya delela nalo we kepisi emnyama crooks that house belong to gogo give ther the key my heart is bleeding cruel ba zokolo just respect u gogo and give her love gogo I'm very sorry
Yes is her home
Ikubo kuka gogo ngampela
Nangiku kukubo ugogo I also like mzukulu ka gogo uyathethelela ugogo wakhe and he is right
Ndisamamele Stetelegu l trust you girl❤❤❤
akekho umuntu ongavuma indawo akhulele kuyona ibe indawo yezindakamizwa bashiya ikubo wabaleka livandalaziwe salilungisa uselibona libukeka uzofuna ikubo ngemali zethu yena eyakhe eligodlile
Angikaze ngizibone izingane ezidelela Ubuntu omdala kanje .
Zibhalelwani izindonga zomuzi ugogo ebe eshade nomkhulu asikho isidingo
Isingisi mamkhulu ❤
Stetelegu uvuna lezingane kukubo ka Gogo nje lana abahambe
Abahambe naye emakubo
Ngaze ngamthanda uThobile ngoba uphakamisa indaba yenkantolo. Ave bezophoxeka, ngiyabazwela! Ukungafundi kuyadidana! Mama uGugu ngithi hamba manje nawe uye enkantolo uyoyibeka indaba yakho, zihlangane phambili. Ungalindi icala labo abathi balifakile enkantolo. Une right ukuba ne letter of authority without abazukulu. Kuphela bekumele uvumelane nama siblings osele nawo emhlabeni. Izimali zonke abazukulu abazikhiphile bebethanda, futhi bebehlala kulo ikhaya. Basile laba, kodwa umthetho awudakwa ngaphandle uma ugwazeliwe. Mama gijima uye enkantolo, nakubameli abangakhokhelwa bakucebise, uzozibonga!
Bayafakazelana nje naye umama uGugu akabize abakhe ofakazi abazukulu Stetelegu laba umakhulu ikubo lana noma angazalwa or angazalwa kodwa ugogo ikubo lona abazukulu abanganqabi nokhiye
Uzifihlele ukubheda lo cc kungena kuphi lokho manje
Stetelegu hayi bo waze wangenza kahle namhlanje labantu bahlanganyela umaMkhulu uwena Stetelegu owenza kungalawuleki ungadlali ngomzukulu kamamkhulu
Kungenaphi lokho Stetelegu uma bevusa izinto uyabayeka kodwa ugogo uyachema Stetelegu Panamanian labantu kudingeka Maqumbane lana ikubo kagogo lana hayi kubo kwabazukulu
No one should deny you access to your home. Grandchildren go find your own place call home.
I'm very sorry pgogo pls forgive them and be very strong
Ngaze ngacikeka yazi lezingane zindala ugogo kukubo laphana aziyokwakha ziyokwakha imizi yabo this is bullshit ghaa
Lezingane aziphume ngiyokwakha umuzi kanina ayi ukwala nekhaya likagogo noma bengathini kukubo kagogo zindala ngokwanele azizimele zizi bangela amashwa awukaze uxoshe umama wakho ekhaya ziyakhohlisana
Namxaka ngemnyaka kangaka usemdala
THObile uyisibozi ugogo.ulwela impahla yakwa Shezi wena uwakwabani
Abazukulu must go to emziniyabomina noyihlo man
Ukulingisa kaGogo akusho ukuthi umuzi wakho Wena mzekezeke
And noma ngabe umuzi wawuwa phezukwabo umubi kungakhokhiwe ikhaya labo
Wena ngoba unemali yoklungisa awushayi umthetho
Usayingane mzekezeke
😂😂😂😂😂
Kunjalo nje ngoba ikwagogo akukhona kwakhe angashayi umthetho wayengacelwanga ukuthi alungise,abafune ukuhlaisana nogogo bangamphuci ilungelo,nabo abazakhele imizi kuze Kube nokthula
Aniganile ngani ...wezintokazi.......njengoba seningonqophokisa nje
Sibone ukwehluleka kuka Stetelegu kuphela.
I am a grandchild where i grew up nothing gives me the right to disrespect omama bami, lapha umuntu onelungelo ugogo nathi sashonelwa omama siphethwe yibo ngeke ngabadelela kubo nathi sinalo ikithi so lana kubo basincikisile period. Im not happy ngokudelelwa kukagogo 😢
Ugogo angaxoshwa Kubo kanjani ngeke amavezandlebe madala ahambe ayokwakha imizi yawo
Nikani ugogo isti xo sekhaya lakkhe
Hhayi... hambaaa Stetelegu....bye ......
🤣🤣🤣🤣yes siphoxekile but uzobuya uMandlovu strong Ku 2025
Sidinwe sonke
Kodwanke uyahlonishwa umuntu omdala noma nganjani zamani ukuhlonipha nje bahlanganise kodwa ingane ahloniphe ngoba mangibuka ingane lezi azitshengisi uthula nje nabo osisi abesukuvumela ingane zibaphambanise ingane zinesadla nazo ukuthi bephambane ingane abuyise umdeni wabo ubalekile umdeni
The way they speak to gogo
Uthathaphi lodade ukubhala indlu bakhona abanikazi bayo...stetelegu sengathi asumuthandi lomama...ulalela lamantombazane...you not solving uyacabanisa
Le episode ibe nkulu kuno Stetelegu ngathi lo CC ozifihlile u powerful so loko kwenza loludaba lwesinde
Lo mama ikubo la ,laba manamakubo n at this age fanele babe nemizi yabo bonke .bafike nje khaya lama wabo just to visit n mcimbi to these .abakhule.nam I’m siding with you u ste today akamuzwa kahle ugogo she keeps siding lale team