Very handsome guy can you open an account for him so that we can support the mother to look after him he's so intelligent bantu you go boy don't give up
Democracy of ANC guys its so bad declined this boy of his future BLACK PEOPLE suffering a lot day by day. Ilungelo lomuntu omnyama likuphu bhuti ume njalo ngokusukuma uzozama ukusiza umndeni womfana ( Be blessed my brother)
Ngisase kule part ye psychologist why abantu bevika ngento engekho why benganiki lomtwana incwadi u right uyakwazi nokukhuluma even though his speech is slurred kancane kodwa siyazi ulimale ekhanda and he can walk now angeke asadinga a wheelchair ramp to access i classroom yazi ngizwa ubuhlungu. Siyacela usizo ku Team Thuleleni.😢😢
Mhhhhh hospitals denied umtwana care and how is it possible ukuthi umtwana got shot ekhanda kodwa wayelele e medical ward not e ICU hayibo eku coma kanjani nje bakithi kanti kunjani esibhedlela manje? Well they dont clean iziguli vele ezibhedlela but everybody has a right to care and dignity. I feel for umama walomtwana yazi.😢😢😢
all south african have a right of education i dont understand why schools are rejecting these boy and atleat principals must try to contact Department of education kanti yin le okwathakathwa ngayo umuntu omnyama ukuthi ukuthi angabi nalo uzwelo kakhulukazi laba absezikhungweni zikahulumeni Hospitals,clinics,schools,lezozikhungo sekwasebenza abantu abangenazwelo ikakhulu kumuntu omnyama uma kthiwa bekuwumuntu webala elimhlophe bebezogijima ngathi bashiswa umlilo emdidi,aykho into ebuhlungu njengokubona uNurse ethethisa isguli engabe lwayaphi uzwelo kubantu abamnyama
Bafuna i psychologist imu assese bese etholelwa isikole kuma special schools,inkinga amaspecial school awabe esabathatha uma esengaphezulu kuka 12 years baze bayibam ezela ingane😭
Very handsome guy can you open an account for him so that we can support the mother to look after him he's so intelligent bantu you go boy don't give up
Oh bakthi ntanami kdwa engthi angisizakala bhuti MDU Siyabonga UJehova aqhubeke ukuphe isineke
Democracy of ANC guys its so bad declined this boy of his future BLACK PEOPLE suffering a lot day by day. Ilungelo lomuntu omnyama likuphu bhuti ume njalo ngokusukuma uzozama ukusiza umndeni womfana ( Be blessed my brother)
Bakithi kodwa mina ngithandile ukumbona ehleka bakithi ❤❤makukhulunywa ngaMapiyano ❤
Bakithi lomuntu usaphila nje kodwa phakathwayo mtanam uJehova akuvulele yonke iminyango uthole iskole fana ufunde ube umuntu omkhulu emhlabeni❤❤❤
Nkosi yami wakhuluma kahle dadewethu ❤❤❤
Hayi bo akumusu kudlalwa ngengane lengane akunankinga jesu ngenelele
Hope uzoluthola sizo abuyele eskoleni,, emuhle uJehova sbongi mpilo ndodana❤
Wavele waphatheka kabi umoya wami💔😭
Wamuhl Boy bakith u clean ngath konk kungalung jesu
Awu kodwa nkosi yam yeka isandla esamlimaza sisazophendula ngelinye ilanga.waze wafana nobaba wakhe bakithi sengathi angasizakala bakithi.Siyabonga kakhulu Mr Mkhwanazi usizo lwakho.
Eish yalimala le ndoda, qina ndoda ukhule ube yindoda 🙏🙏🙏
Ngikufisela inhlanhla ntanami uNkulunkulu abenawe ♥️♥️♥️
Mmmmmm nkosi lelekelela bhuty bakithi umntwana abuyele eskoleni Awu Jehovah ikhehla elihle kanje kdwa😥💔
Niqine bazali ngiyazi kubuhlungu kodwa kuzolunga uzoba ryt u boy God bless you
Wavele wangikhalisa esethi ukhumbula iskole 😭😭😭💔💔💔 cela umnyango wezemfundo wenze ubulungiswa ku lengane bakithi
Awwu Nkosi yam 😢.Thank you Lord for sparing his life🙏🙏
Crying just now to see this document, jooo! GOD PLEASE help this young man.Be strong parents .
Yaze yabuhlungu izndaba zezibhedlela zahulumeni.NgenelelaSomandla
Kodwa uthi emlonyeni ,,baba..kubukeka kabi ngathi uBaba uyabhema..siyacela uthi luphume emlonye ..ngiyaxolisa Baba uma kubekeka kabi..ngikusho ngoba singabantwana bukaNkulunkulu ..uthi..lufana ne cheppies
😢😢😢😢😢nginayo ingane kadadewethu owadubeka ekhanda ukahle kodwa une anger ngendlela eyisimanga nxese bazali unkulunkulu ungumadidà uhlakaniphile umfana❤❤❤
Oneday kdw uyoconfesa umdubuli
Uright lomtwana cela nimtholele usizo bandla uyabambezeleka nje nento aykhulumayo yonke makes sense and uyahlonipha bakith❤
Ngihlala nengane ekhubazekile iseskoleni ihlala khona ngizwa ubuhlungu obungaphezulu kobuhlungu
Ngisase kule part ye psychologist why abantu bevika ngento engekho why benganiki lomtwana incwadi u right uyakwazi nokukhuluma even though his speech is slurred kancane kodwa siyazi ulimale ekhanda and he can walk now angeke asadinga a wheelchair ramp to access i classroom yazi ngizwa ubuhlungu. Siyacela usizo ku Team Thuleleni.😢😢
Eish 😭 kubuhlungu okwehlela umfana waze wabuhlungu umoya wani I wish my God can help him to get school his very sharp on his mind 💔😭
Waze wafana no yise Nkosyami sza Baba
Umusa KaJehova ngiyawubona ku lomtwana uzoba Right
Nkosi benze ubulungiswa Bakho obevela kuwena
Sibone abazali ngikusukumela umtwana
Sibonge nabaphuthumisa umbiko
I wish my God can help him to get school his very sharp on his mind ❤❤
Eish ngaze ngaba buhlungu nkosiyami 😢ngath ngasizakala
Ya kunzoma uryt kakhulu ..bt futhi ufast umqondo wakhe...uthi uma usumdala luyaphela uthando lamapiyano..lokho kukhombisa ubuhlakani ukhuluma ngento angakafiki kuyona uyakwazi ukulula umqondo abone okuzayo very smart
Mhhhhh hospitals denied umtwana care and how is it possible ukuthi umtwana got shot ekhanda kodwa wayelele e medical ward not e ICU hayibo eku coma kanjani nje bakithi kanti kunjani esibhedlela manje? Well they dont clean iziguli vele ezibhedlela but everybody has a right to care and dignity. I feel for umama walomtwana yazi.😢😢😢
Waze wabuhlungu umoya wami💔
❤❤❤ hay akanalutho nje bakit u boy.A amthathe eskoleni uyapla lo mtwana
Ubafo uryt kodwa ukuze ezokhululeka akafunde ngakubo nabantu abamaziyo nabasaziyo istory sakhe
Umntwana yena uyadinga ukululekwa ngokwe nqondo mahlembe futhi aye nakwi special school ngoba kids are cruel yho bazomugcona💔 and uzolimala kakhulu😭
Ngoba lomuntu uyaphila nje konakelephi ngesouth Africa sicela bamsize
Ashile azimkhalele izinqe zihlale obala ubolile u ndlovu
Waze wamuhle umfana sibonga ukuthi uyaphila futhi okuningi uyakwazi ukuzenzela, but truly speaking uthisha wayekhuluma iqiniso asingayithathi kabi ingane ziyahlekana akangene eskoleni sabantu abakhubazekile to avoid discrimination
Ngathi ingane zikuhleka ungakhubazekanga zibukise ngawe zize zikwethe ne gama
Hmm ngaze ngabhlungu ilesisimo...yena uRyt kodwa ulimalile. Isbhedlela ngyasblamer cz ukube baAct fast ngabe akunje. Kshuthi kahle kahle babefuna ukuth adlule usho kanjani ukuth akathathwe umuntu okwi ICU
all south african have a right of education i dont understand why schools are rejecting these boy and atleat principals must try to contact Department of education kanti yin le okwathakathwa ngayo umuntu omnyama ukuthi ukuthi angabi nalo uzwelo kakhulukazi laba absezikhungweni zikahulumeni Hospitals,clinics,schools,lezozikhungo sekwasebenza abantu abangenazwelo ikakhulu kumuntu omnyama uma kthiwa bekuwumuntu webala elimhlophe bebezogijima ngathi bashiswa umlilo emdidi,aykho into ebuhlungu njengokubona uNurse ethethisa isguli engabe lwayaphi uzwelo kubantu abamnyama
This hurts so bad. Yoooh yaze yabuhlungu unhliziyo yam. 😢
Kodwa lezibhamu ezaqhunyiswa Jesu nasekhaya yacishe yalimaza ingane kadadewethu yangena endlini kubhestaz. Bambulala ephila umntwana😢😢😢😢😢Sethembe uzoluthola usizo kwaze kwabuhlungu
Ubekahle mfana wami...uMdali uyohlala ekulondolozile..
Oh bakithi engathi angaluthola usizo sibonga umphefumulo ukuthi uthixo wawusindisa🙏🙏
Waze wamhle u ryt lomntwana 😥🥰
Ngaze ngaphatheka kabi bakithi 💔
Amen.
Ngyacela buti thulelen nimtholele kwi special school ukuze ezofunda ngenkululeko ngyacela kakhulu ngyabonga ukufinyelela kwakho kuzo zonke indawo.
Kubuhlungu okwehlela umfana 😢😢😢😢
Yaze yangihlukumeza nayi indab 😢😢kunzima ukuzala
Akusebuhlungu. Nenimba iyatsho bafethu😢😢
Awu bakithi uryt mntwana sicela thole sikole yonki minyango angena kuyo mayivuleke
What a beautiful family ❤️
Hau bakth akasemuhle nje engath unkulunkulu engamsiza athole iskole
umnikaz wenhlamvu soze akthola. ukphumula uma esakhona
😭😭😭😭😭😭 NCESE BOY BAKIT ENGAT UNGALULAMA YONKE IMIZAMO EYENZIWAYO KUHAMBE UTHIXO PHAMBILI UCZAKALE MFANA💔.kwazi kwabuhlungu bakit😢.Ncese bakit mawakhe
Yoh bantu,uThixo akangenelele. Usemncane lomtwana
Ezikokeni akunama psychologist isibhedlela yiso okwakufanele sifunele ingane isikole.
Oshaya sbhamu akube bayayibona imisebenzi yabo😢
Ohh kwaz kwadabukisa nkosyam😢
Hayibo bakwethu kanti sekusetshenzwa kanjani ezbhedlela bakwethu😢😢hayi zifile izbhedlela mekunjalo 🇬🇧
Where are you in England ?
Ingani kukhona abadlula yena kodwa bayaqhubeka nempilo siyamkhulekela ukuthi aqhubeke nemfundo yakhe
Thintani office ka MEC or yena uqobolwakhe u MEC wakwa education
Mmmmm nkosiyam😢😢😢😢
Hawu nkosiyami engathi angasheshe asthole iskole we BUTI Mdu nakuma spacial school bafunda bafike ku Matric
Kwaze Kwabhlungu and okubhlungu ukuthi ngeke Ajeze Owenza lesisenzo
Ukuthi nje izikole eziphethwe yindlu ePhisholo iziyinkinga, musize Thuleleni umntwana usuyithemba lakhe
Ngyawthanda uThuleleni kodwa ei izindaba zakhona zingphatha kabi Shembe waze wonakala umoya wami ngaloboy omuhle kangaka bakithi kodwa abantu bakithi bahamba bedubula nje ei
Yooo yazeyabuhlungu inhliziyoyami ngalomthwana sengivele ngakhala unkulunkulu nicely akubuyisele kuye lo owakhwenza unkulunkulu akaphendule name akamzwise lolbubuhlungu abenza enganeni wabulala ikusasa engine
This is so heartbreaking 💔 May he get the help he deserves 🙏
Uhulumeni kaANC iwona ofanele usize abantu abakulenkinga baty akufundwe kodwa umtwana akemukelwa ezikoleni
Yhoooo ibihlungu lendaba 😢
Ngyaz KK..
Waze wamubi muntu ophatha isbhamu
Mhlambe principal ucabangela ukuthi zizomgcona
Kdw yena akukho okukhomba ukuthinteka egqondweni
Mina bafethu ngicela inamba kaThuleleni tv nami kukhona lana okufanele angisizekhona ngyacela bafowethu ngthole inamba kuphela
Waze wamkhulu ongabonwayo amadlozi akini sisi nokhokho bakho
Thina sasifunda naye uwayenjena bayaganga kulezozikole akanalutho lomntwana
Psychologyst Ilona elizombona kuthi isiphi iskolo angaya kuso Sorry Mawakhe
Ncooah bakith ngaz ngaphathek kab😢
🙏🏼🙏🏼🙏🏼
Eshhh Lo goverment wethu Shem 😭💔
Mina I think if bekungabus amasosha mhlampeni bengeke kuze kubenj amaphoyisa awasahlonishwa abantu sesiphila enyimpilonje ayi 😢
M so heart broken bhut Mdu. Sicela I update bhut please
Bakity but ngomusa ka Thixo konke kzolunga..lobhuti waze waythanda indaba sengisho lomile lapha
😢 sbonga umdali Boi Boi uzoba ryt bhuti mduu ....idont understand why bedubula isbham phezulu abantu
Engabe bengibukelani 💔💔💔😭😭lulama mfana ubuyele eskoleni syacela bhuti umlungisele ingane zethu zifela ubala
Eii bakity 😢 ngaze ngazwel ngab uban owayedubul
Ey ubona sekungcono cc esehamba lomuntu uphume engakwazi ngisho ukuyigeza ehamba ngewheel cheir bekunzima crc
@@mxolisimahlase7167 eii bafe2 nike nabuthwal ubunzim nkulunkul abenan nkosiyami cha ngibuhlung
Ulingana nowam 😭😭😭
Eyi yaze yabuhlungu into nomuntu owakudubula la ekhona eyakhe ingane iyaphila nje😭😭
Waze wamuhle umfana insizwa mengathola usizo uzoba writ
Mmmm kubuhlung nkosi yam umkhaya wami lowo ngicel nixhumanise naye mangenzek
Angafunda nj lomuntu abathi bona abafun kumfundisa 😢
Hawu bakithi umfana omuhle kangaka kungathi kungalunga abuyele eskoleni
Ngaze ngathinteka emoyeni angisekhoryt
Bafuna i psychologist imu assese bese etholelwa isikole kuma special schools,inkinga amaspecial school awabe esabathatha uma esengaphezulu kuka 12 years baze bayibam ezela ingane😭
Kwaze kwabuhlungu Nkosi yamabandla, awwwu bantu, but why?
Elsni lelurhu emlonyeni
Nkosiyami yalimala kahlungu ingane,💔
😢😢😢
Inkosi ibe nawe CC kukhona ozoba nosizo
😭😭😭bafethu kwaze kwabuhlungu shame
🙏
Kwaze kwabuhlungu 😢😢😢
Kwaze kwabuhlungu bakithi kodwa ngbonga uksinda komtwana engathi engaluthola losizo aludingayo