Viewers let us click 'Like' every time we watch this channel.....always. There is always something to learn from this channel. Mkhulu please take note of the quality of the volume of this video.
Heavy stuff... Nonetheless, we are thankful and really appreciate. The reality of our being, especially us the Black South Africans who grew up in townships, it's a dilemma. Township life is a by product of Apartheid. And one of the main object of Apartheid was to destroy the black family structure, hence we find ourselves in this mess of absent-fathers and unmarried mothers. A situation that was systematically created, and NOT because our parents had intensionally chosen to be in this mess. That as it may be, we need to find a way to appease our ancestors(especially those that recognize their culture, customs and traditions)... In order to rectify this dysfunction brought by systematic and oppressive life created by the evil Apartheid government. I strongly believe our ancestors continue to love, no matter what circumstances. Lesedi, Kganya, Bophelo, Mahlohonolo le Bokamoso
Baba Mkhize please ask your team to have subtitles to your videos - it helps you reach more people who do not fully understand isiZulu. I followed as much as I can
Really factual an practical..yes subtitles would be lovely also as English is a mainstream language and we don't want to be detoured from our rites of customs by our lack of efficiency in mother tongue..thanks alot wonderfull information
Ngiyabonga bab uMkhize ngokuchaza mina ngalotsholwa angishadanga manje bafuna izingane zibize isibongo sabo baphathani bona uma sekwenziwa ngoba layikhaya zikhishwangembuzi
Akuve ngiwathokozela ama video akho Baba khabazela. Ngike ngifise nokuthi ngifike kuwena, ngingezi ukuzohlola kodwo sizoxoxa nje ngeynyada zesintu, sibonge
I fall in the 1st category and what is so painful is that my mom got married to another person after having me and I am not even accepted by her family. I'm now a someone with nowhere to belong and my grandmother who loved me is no more. I cry every time because even her it is like to me she blames me for not getting married to my father. I am so alone and when she dies I believe I won't have anywhere to belong. I wish someone could help me I am so confused and even undergone intwaso yamaXhosa still I feel lost in it😭😭😭
Siyabonga babuMkize this topic just touched what I was asking myself...and can I ask will what u were explaining course the child to be naughty at home or troublesome as he or she grows
Thank you for sharing such vital information. However, i am struggling to understand certain words, baba. It becomes difficult especially when one isn't umZulu
Hallo babu mkhize mina la ngihamba khona kuthiwa kumele ngitshelwe is ongoing sam sangempela kodwa Uma uphika aze akhale athi ngingu Mhlanga seize asizwani no ma
Baba uMkhize cela ukubuza la uma ubaba ehlawulile wangaqeda. Bese ubiza isibongo sakhe uma wena usuthola ingane uyibiza siphi isibongo? Lesi esababa wakho onikwe sona noma esikamama wakho?
Thokoza Mkhulu. Uma uma no baba bashada benza konke okufanele including ingubo/imbeleko but later divorved while you were still young and you end up ukhula kulo mama ushintsha ne sibongo nesithokozelo. Manje kukhona umbango phakathi kwale zibongo.
Baba Mkhize kuthetha ukuthini ukugcagca?I want to clearly understand what you are saying....2ndly if you were married with kids then you divorce ,do you keep the husband's surname for the benefit of your kids or I can change it when Im divorced?If that is the case,what needs to be done before I change the surname?
Wayichaza futhi Baba Khabazela lenkinga.Kade uyichaza baba inkinga nje ikithi asizwa ngoba skhonze ukuyohlola bese siyadukuswa.Onke amathongo kaZulu asigcinele wena baba ukuze sihlezi sphuza la emthonjeni wolwazi.
What happens when a child is born during a temporary separation between parents? The mother leaves her home while pregnant and has a child at her original home? The separation is for more than a year. Does the child take the mother's maiden name or the father's surname?
There's something I don't get, sometimes kids are abandon by their mothers and you are forced to take the child so can not suffer, on that case wenza njani, akufanele uyiphahlele njengo baba since umama wayo eyilahlile,. Amandla okuyoyihlawula nokuyilobola ungekabinawo wenza njani? Uyayichitha uthi angikuhlawulile ngeke uzohlala lana,
Viewers let us click 'Like' every time we watch this channel.....always. There is always something to learn from this channel.
Mkhulu please take note of the quality of the volume of this video.
Heavy stuff... Nonetheless, we are thankful and really appreciate.
The reality of our being, especially us the Black South Africans who grew up in townships, it's a dilemma. Township life is a by product of Apartheid. And one of the main object of Apartheid was to destroy the black family structure, hence we find ourselves in this mess of absent-fathers and unmarried mothers. A situation that was systematically created, and NOT because our parents had intensionally chosen to be in this mess.
That as it may be, we need to find a way to appease our ancestors(especially those that recognize their culture, customs and traditions)... In order to rectify this dysfunction brought by systematic and oppressive life created by the evil Apartheid government.
I strongly believe our ancestors continue to love, no matter what circumstances.
Lesedi, Kganya, Bophelo, Mahlohonolo le Bokamoso
We better take this seriously as Africans ,our culture is straight forward and rich this is wonderful
Yoh ai baba, you deserve to be celebrated usaphila uyasiyakha isizwe.
Baba Mkhize please ask your team to have subtitles to your videos - it helps you reach more people who do not fully understand isiZulu. I followed as much as I can
True Tumelo, I'm sure he will take note of that and get it sorted to accommodate more people to learn
Please check some video audio is too low like dis one, n thaks for de information n wisdom
Ngiyabonga Ngunezi. Wangelapha👏
Really factual an practical..yes subtitles would be lovely also as English is a mainstream language and we don't want to be detoured from our rites of customs by our lack of efficiency in mother tongue..thanks alot wonderfull information
Bab uMkhize syabonga, Makwande ngemfundiso yakho Baba!🙏
Sacela nizame uklungisa i Audio, iphansi ngalendlela, kuze kdingeke ukuth ufake ifoni endlebeni, Baba!🙏
Ngicela ukubuza baba uMkhize. Ubaba uhlawulile wangilobola kodwa idlozi lam lisakhomba ekhaya koma. Kubangwa yini lokho, ngibe ngakhishwa ingembhuzi komalume ngafakwa ngembuzi ekhaya. Ngingazike ukut kukhona okwashoda ngoba ngangisemncane
Thanks very much this is informative.
Ngiyabonga bab uMkhize ngokuchaza mina ngalotsholwa angishadanga manje bafuna izingane zibize isibongo sabo baphathani bona uma sekwenziwa ngoba layikhaya zikhishwangembuzi
Siyabonga kakhulu Bab'uMkhize.Bengisacela ukubuza ukuthi ingane leyokuqala kulezingane azu7.Ingakwazi yini ukuthi omunye ubaba lo osengene umama walo wokqala wengane angakwazi yini ukuthi akuthenge usebenzise izibongo zombili,lesi saMama nalesi saBaba omusha.Ngiyabonga🙏
Siyabonga Mkhulu 🙏 very important information
Anginamazwi, kodwa siyabonga ngolwazi 💯👏👏👏
Akuve ngiwathokozela ama video akho Baba khabazela. Ngike ngifise nokuthi ngifike kuwena, ngingezi ukuzohlola kodwo sizoxoxa nje ngeynyada zesintu, sibonge
Baba mkhize ngyabonga ave isihlupha lento ngoba yenza kungaphumeleli thina asikwazi kushada nabafwethu abakwazi kushada ngyabo
Siyabonga kakhulu bab Mkhize but kulento yokusebenzisa isbongo sakamama nabantabami kanye nabantwana babo ngeke mhlambe kugcine ngokuthi abantwana bagcine sebathandana nezihlobo zabo ngoba abanye abomama bayabafihlela abantwana isbongo sabo sangempela
BABA MKHIZE SIYABONGA UKUSIFUNDISA INKOSI ISIGCINELE WENA 🙏
UThixo asigcinele wena bab'Mkhize
My mind is so clear nw Siyabonga baba
Siyabonga Khabazela onezindlebe uyezwa kwande
Wow, ulwazi olungaka. Siyabonga Msamo Institute
Thokoza TatuMkhize. Ndicela uzinvo zakho nge ngano'mfana ezalelwe ngaphandle komshado kwe lobola ne ntlawulo. Kodwa uthe sekhulile ese sebenza yena wayo lobolela ubaba wakhe Kubo Ma wakhe. Uwela ngakuphi yena Tata?
Ndiyabulela ...
Ngokwesintu awukwazu kulobolelu baba wakho uthatha imali oyiphiwe iDlozi lasekhako mawakho uyolobolelu muntu onecala ekhako mamawakho kuyicala lokho eDlozini lasekhaya komawakho iDlozi lase khaya komawakho lizokuphuca elikuphe khona.wena uyohlezi ungowako malume.
Mkhulu ngicela ukubuza ukuthi umlanjwana uma umama esagana kukhona yini ukuthi kuthiwe uthenga ubaba la eseganela khona abize isibongo sakhe
I fall in the 1st category and what is so painful is that my mom got married to another person after having me and I am not even accepted by her family. I'm now a someone with nowhere to belong and my grandmother who loved me is no more. I cry every time because even her it is like to me she blames me for not getting married to my father. I am so alone and when she dies I believe I won't have anywhere to belong. I wish someone could help me I am so confused and even undergone intwaso yamaXhosa still I feel lost in it😭😭😭
I hope everything is now fine ngwaneso. modimo o teng
Shuthi baba Mkhize asenzi ngokufana ingane mangihlawulile yayenzela imbheleko mase ibuyela ekhay konina
Baba Mkhize.. may we have translations of your books.. camagu🙏
Kuyezwakala. Ingane uma ilotsholwa ilotsholwa ngezinkomo ezingaki?
Siyabonga babuMkize this topic just touched what I was asking myself...and can I ask will what u were explaining course the child to be naughty at home or troublesome as he or she grows
Mmh ngiyezwa baba becela Ukubuza ukuthi esimeni sokuba wenzelwe isiphandla sase khaya nkomama bt abantu okumele engabe baya kwenzela bengafuni kwenzela ekubeni sebanzi ukuthi nkinga ikuphi.. Ngyabonga baba.
Syabonga Baba Mkhize
Siyabong nokuthi awunzi amavideo okuthwalisa, izinto ezibulala isizwe kulokhu kuthiwa ukuthwala okuhle kudlalwa ngabantu
Siyabonga kakhulu baba Mkhize ume njalo nje Khabazela.
Ngicela ukubuza if unezingane ungakaze uzenzele imbeleko uzizalele ekhaya ungazenzela yini imbeleko uzihlamganise embuzini eyodwa noma fanele uzenzele ngokuhlukana uqake kwendala ugcine kwencane?
Hi sis Nonto awukwazi ukubahlanganisa embuzini eyodwa kumele bahlukane unless bengamawele then ungabahlanganisa kweyodwa.
@@sphamandlamajozi7782 ngiyabonga kakhulu Sphamandla it makes sense
Ngokwazi kwami inhlawulo akuyona eyengane. Uma uhlawula kuqondene nomuzi la kuzalwa khona umama.
Siyabonga Mkhulu mina nebakithi ngathi asibalwanga ko7;thina ubaba nomma banza konke isintu nomshado omhlophe then ubaba i1st born kugogo;ekuhambeni kweminyaka kwavela ukuthi ubaba akuyena walapho ugogo ashadele khona bebafihla abazali bakhe;uze washona ubaba engafuni ukwazi ngalendaba,kwalandela ugogo naye washona engafuni iphathwe lendaba;umama uzamile ukuhambahamba kwabheda waze washona;manje kunzima uthola ukuthi manje thina siwela ngakuphi,ngoba umama washadela kusibongo okungasiso sakababa but ese-stepfather sakababa,akukho okuhlanganayo sisebumnyameni sonke ngendlwana nosizo asilutholi noma sifuna ukuphahla asazi kwi-side lakubobaba sithini ngoba lesi esikhule ngaso akusona,Mkhulu kubi empilweni kithi sonke ekhaya,siyaphila ngoba siyaphefumula.Inkinga yesibongo.
Ave usivula amehlo kodwa Khabazela👌
Siyabonga baba ngencazelo, sidle amaningi emgodleni.
Baba Khabazela siyathokoza ukucathuliswa ....ngicela ukubuza uma ke usuhlawulwa ulotsholwa bese uphuma ngembuzi bese uyamukelwa ngembuzi....umbuzo ilobolo liba zinkomo ezingaki ( ekuthenga) ?
Khabazel..... Syabonga Baba ngemfundiso zakho akwande... Khanyamas eswin njenge langa bengcela lah....... ISound ye video Ike ibe phans kakhul ngezwakal Kahl ngyacela Gubhela
Thank you for sharing such vital information. However, i am struggling to understand certain words, baba. It becomes difficult especially when one isn't umZulu
Hallo babu mkhize mina la ngihamba khona kuthiwa kumele ngitshelwe is ongoing sam sangempela kodwa Uma uphika aze akhale athi ngingu Mhlanga seize asizwani no ma
Crystal clear, Syabonga baba🙏
Khabazela🙌
Siyabonga baba ..
Siyabonga dokotela, ngicela ulwazi mayelana nengane okanye izingane ezizalwe ubaba nomama belobolene kuphela bangagcagca, baba nezingane emnva kwa lokho bese beyagcagca, izingane zisuke zikusiphi isibongo, yini futhi engenziwa?
Siyabonga kakhulu Baba 🙏🏽
Ngabe incwadi ngizithol kephi nendawo
Baba Mkhize ngenkulu inhlonipho bengsacelaukbuza ukuthi uma ingane yazalwa yangenzelwa lutho ngubaba wegazi ebese umama egana kwesinye isibongo lapho okwenzeka khona ukuthi ingane izithole isifaka isiphandla sakulowo muzi kubanenkinga yini uma ignane isifake lesisiphandla??
Ngicela ukubuza isbongo sikaStep father sona??
Ngibonge Baba.ushayelani khona.ukubeka ngezindlela ezinengi ngikubonile ekhaya.usichazisele kahle.kuyophela imali kwande izinkinga.
Mm mkhulu ngiyabonga mkhulu ingakho ingane zami nkosi zinjena ngicela ukubuza ukuthi Mina mama wabo ngisakhona umnyeni wami yena useshonile sashada ngomshado omhlophe ngingazigcagcisa yini
Ngicela ukubuza Dr ukuthi wenze njani Uma unesifiso sokwenza konke ukulungisela ingane isibongo Uma ekhabo mama bengalisebenzisi usiko?
Ei waybeka Baba jooooo amaphutha siyawenza ngokungafundi singaqikeleli
Love video but certain words of isizulu I don't understand ❤🙏
Sibonge'msamo❤❤
Angaizwanga mkhulu what about lo uzelwe ngumama nobaba bezintshonstha from imishado yabo bese kwazaleka mina???
Nami le ngiyadinga ukuyizwa coz ubaba wazaleka kanjalo
Baba uMkhize cela ukubuza la uma ubaba ehlawulile wangaqeda. Bese ubiza isibongo sakhe uma wena usuthola ingane uyibiza siphi isibongo? Lesi esababa wakho onikwe sona noma esikamama wakho?
Ngyabingelela Khabazela ngicela ukuzwa ngalengane etholelwa ekhaya bese kuthi ekuhambeni kwesikhathi unina wayo ashade nobaba wayo ibe kade seyisebenzise isobongo sakomalume,bese iyakhula lengane abakubo bayiceleke ukuthi ibuyele ngasekhaya kubo lakushade khona unina ukuthi ivele ihambe nje noma kwenziwa okunye
Chubeka ufundise siyafunda Mkhulu
Thokoza Mkhulu. Uma uma no baba bashada benza konke okufanele including ingubo/imbeleko but later divorved while you were still young and you end up ukhula kulo mama ushintsha ne sibongo nesithokozelo. Manje kukhona umbango phakathi kwale zibongo.
Siyabonga Baba.
Siyabonga kakhulu baba
Sawubona baba I love your video s but please can you ask someone to assist we can't hear you the volume is too low
Mina ngahlawulwa kwaba nezibizo bashada ekantolo ngabiza isibongo sikababa bashonile bobabili ngidinga usizo
Wayilamula baba, lento ibisingidida kakhulu ngoba nami abazali bami bashada, kodwa lutho umgcagco, ugogo uze wadlula emhlabeni ekhalela ukuthi kulungiswe izinto. Kodwa namanje kusenjalo, ngikhula ngihlala komalume, noma kwenziwa imisebenzi ekhaya ngangiba yivela kancane nginga qondi. Namuhla ngilutholile ulwazi. Makwande esgodlweni sakho baba!
Yebo uhlale usichazela Khabazela, ngendaba yesibongo, kodwa awusiniki isixazululo. Umzekelo umuntu owumlanjwana obiza isibongo sikayise ushweleza njani ekhakonina?
Injalo impela nami ngiyafisa ukuyazi coz amaphutha uma senzekile kufanele kube khona indlela yokuwalungisa futhi
If uzalwa kuchatwe isintu kodwa kungalotyolwa?
Can you teach on pre term babies they seem to be in a rise
Angizwa lutho ngabe iPhone yami or iSound kubaba ayikho kahle,please sizani
Uyezwakala bt I volume iphansi
Kwenziwa njani uma uma nobaba bebelungiselela umgcagco bese uyashona. Siyakugeza lokho noma ngibuyele ekhabomama?
Mkhulu I understand Zulu bt i dnt know how to write it I need help abt 1child
siyabong mkhulu. mina ngicela usicazele ukuthi iyini imbekelo futhi yenziwa kanjani khabo mama?
Baba Mkhize kuthetha ukuthini ukugcagca?I want to clearly understand what you are saying....2ndly if you were married with kids then you divorce ,do you keep the husband's surname for the benefit of your kids or I can change it when Im divorced?If that is the case,what needs to be done before I change the surname?
Aywe baba ngikuzwile mina mkhulu kuhle konke syabonga😢
Kudingekani ukuthi ingane yenzelwe imbeleko kabo ama?
Mina ngiyilongwe kodwa akumnandi ingane zamawami zyangbandlulula
Ngicela ukubuza, ngizoshada kodwa ngizalele ekhaya abafana ababili sahlukana no baba wabo, ubaba wabo ufuna ukubalobola, angaba lobola ngomalini? Izingane sizebensiza isbongo sam and azifuni ukushintsha isbongo kuvumelekile na even thoug ubaba wabo useba lobolile?
Ayikho indaba yomuntu ozalela ekhaya ngokuvusa isibongo umuntu akasiyo inkomo
Wayithinta lendaba ehlupha Thina senzenjanike ukubuyela esibongweni sikakhulu Sinai engashadanga
Uphaphalazile mfokaMkhize
Gcwabe,manje umma wangena ngengubo emhlophe,akathelwanga ngenyongo senzanjani basekhona bonke slungisa kanjani ukuze sibe ngabakithi
Uma wazalelwa ekhaya kodwa ubiza isibongo sikababa epasini. Kuyinkinga yini loko?
Mina ngicela ukubuza ubaba nomama bashada umshado omhlophe kodwa sisebenzisa isibongo sababa. Ngabe inkinga leyo??
Siyabonga Baba kodwa khona lengane oyishiyile baba engicabanga ukuthi ihlezi isala ngaphandle, lengane etholakale uma ngabe umama ubeganile wagcagca waphelela, bese eyahlukanisa bese umama azitholele elinye isoka bese bethola umntwana. Yebo iyilongwe leyongane ngenxa yokuthi asikho isehlukaniso kodwa imbuzo wami uthi siyilungisela kanjani leyongane especially if umama kwakungeze kuwukuthi wayegangile okanye wayenecala emzini kodwa umkhwenyana owafaka isihlukaniso ngoba ethi akasamfuni umkakhe, ngaleyo ndlela umama agcina esephoqelekile ukuthi ashiye emzini
Awulalelanga...
Uyilongwe
@@Nokss87 🤣😂🤣😂🤣
Ilongwe lelo mfowethu mina ngazi simo la ubaba yenu qobo ebuyiselu mama kubo engenacala umama sebenezingane mshadweni umama wathola ingane sebuyiselwe kubo ngobu baba wayesefunu kuthatho munye wangasenza isthembu leyo ngane iyilongwe.
Iyasihlupha lento siyisizwe simnyama kumele sibuyele mumva emasisweni ngendlela izinto ezazenziwa ngayo ngokhokho yikho sinezinkinga kanje ingane zishiya makhaya zibe ngamaphara liyasho nebhayibheli amacala bazali awela ezinganeni asilungiseli ngane zethu.
Ngicela ukubuza umntwana owakhulelwa unina engakalotshwa, wazalwa unina eselotsholiwe, kwahamba unina wagcagca wathelwa ngenyongo. Lowo mntwana ke uwela ngakuphi?
Wakhulelwa unina engakakhishwa kubo ngakho lowo mtwana ungowakubo kamama wakhe. Naye kumele akhishwe njengoba kwakhishwa umama.
@@nhlakaniphontuli5966 Sawbona Mnewethu, ngiyabonga ngempendulo kodwa ngidideka uma kumele naye akhishwe, ngoba mhla kukhishwa unina waphuma naye embambe ngesandla, ngakusass ngelanga lomgcagco wangena naye mhla emukelwa kaboyise. Ngididekile...
@@mvithitrainingsolutionspty7012 Yebo kunjalo kodwa ukukhishwa ngokwethongo ukukhishwa ngembuzi. Ngesimanga sokuthi abantu sebebabili ngicabanga ukuthi nezimbuzi kumele zibe mbili.
Mfwethu, kukhishwa ngisho umuntu okwagcagcwa unina emkhulelwe.
@@nhlakaniphontuli5966 Hhayi wayibeka yacaca bha okwanogwaja omhlophe ehlungwini, yey wajula mnewethu, isandla sendlula ikhanda, uNkulunkulu akwandisele mfwethu nethongo likuvikele.
@@mvithitrainingsolutionspty7012 Sibonge kumathongo asivikele mfwethu. Uphile.
Sawbona Baba Vvo, ngyajabula ngohlelo osipha lona, kepha okwami (ukuzaleka)angizitholi izimpendulo zakho kulezizincazelo. Mina ngazaleka kanje, "Umama(umaXulu) walotsholwa ngezinkomo ezine kwaDlala, wathola izingane eziwu 3 khona, kuthe emva kwalokho waseshona uDladla lo omlobolayo kepha engawaqedile amalobolo, futhi bengagcagcile. Emva kweskhathi kwatholakala mina, ngaba oka4 ezinganeni zaMama, kepha uMama esengithola komunye uBaba,osibongo sakhe uHlatshwayo. Manje ke sengzame kaningi ukululungisa lolu daba kepha ngyahluleka. Ngicela usizo kuwe.
Nami nginenkinga ubaba washona esebezisa isibongo sikagogo ozala ubaba manje sinenkinga izinto azilungi ngoba
Mina ngahlawulwa kodwa ngikhulele komama angenzelwanga lutho kubo kobaba kodwa isibongo sepasi esikababa
Lungisa lapho
Thokoza mkhulu! Mkhulu uma ungu mlanjwana, wabikwa emsamu, lomsebenzi wokuzibopha edlozini/ethongweni ( lapho oshokhona ukuthi mina nezingane nakho konke eniyongipha khona ngokwenu) uma ufika ezingeni lokukhula usukwazi ukuhlukanisa , ubaluleke kangakanani / uyi mpoqo na? .
Ngfisa ukwazi ukuth lokhu isiko lakwaZulu noma into yawonke umuntu omnyama?
I believe wonke Umntu omnyama. AmaXhosa have the same but ke these days we change our culture
@@asekhona-8313 ngyakuzwa.
Mkhulu besacelubuza umntu okufun ukudiban nawe angakuthola njani?
Where do we find the books?
Uma uzalwe ngaphakathi emshadweni wasephinga umama kumuntu wangaphandle kodwa ukhulela kuso lesibongo
Dumela ntate plz volume hle e fatshe
Thokoza Mkhulu mina ngazalwa ubaba nomama bengashadile ubaba wagcina ngokuhlawila .....mina ngikhulele ekhabomama....bangibiza ngesibongo sikababa .....manje izinto zimile .....ubaba wake wangithatha ngisa mncane kakhulu wangenzela isphandla ekhaya kubo ...ugogo ozala umama wasikhipha masengibuya ekhabomama .....umkhulu ozala uMama waze wadlula emhlabeni efuna inkomo yakhe kubaba....so ngiyafisa ukushitsha isibongo ngenze imbeleko ekhabomama inkinga umama ongzalayo useshade kwenye indawo ....mina njengimuntu ongatohozi ngilinde yena ukuthi aze avume kungisiza ...so ngicela ukubuza uma usushitshe isibongo izitifiketi zokufuna umsebenzi zona kumiswa kanjan kuzo....ngyabonga...
Wayichaza futhi Baba Khabazela lenkinga.Kade uyichaza baba inkinga nje ikithi asizwa ngoba skhonze ukuyohlola bese siyadukuswa.Onke amathongo kaZulu asigcinele wena baba ukuze sihlezi sphuza la emthonjeni wolwazi.
What happens when a child is born during a temporary separation between parents? The mother leaves her home while pregnant and has a child at her original home? The separation is for more than a year. Does the child take the mother's maiden name or the father's surname?
How do I buy books when I am situated in Heidelberg?
Yabuhlungu indaba😭😭😭😭
There's something I don't get, sometimes kids are abandon by their mothers and you are forced to take the child so can not suffer, on that case wenza njani, akufanele uyiphahlele njengo baba since umama wayo eyilahlile,. Amandla okuyoyihlawula nokuyilobola ungekabinawo wenza njani? Uyayichitha uthi angikuhlawulile ngeke uzohlala lana,
Ungeke walahla igazi lakho bafo. Ingane ithathe uyondle uyenzele konke;kodwa ingeke ingene empepheni yesibongo sakho ngoba ingeyakonina awuyihlawulile awuyilobolile.
@@sibusisobiyela3062 ukuze igadeke ithongo lalayikhaya kumele ngenze njani, ngoba thina ndlu emnyama siyayibika konke okwenzakalayo emsamo njengokufika komuntu emagcekeni, kuyena kumele ngenze kanjani, ngoba ukuze avikeleke laykhaya
Ukuze ikhuselwe idlozi nezingelosi zakoyise ingeyakonina;kudingeka ubabikele abadala ngesimo saleyongane ukuze ibe semagcekeni nje kwenzekeni.
@@sibusisobiyela3062 danko this is the clarification ebengiyidinga ngoba kade ingidida
wayibeka mkhize yacaca lendaba
🙏