ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Nduna kandaba ngiyabingelela ngihlalangikulalela wayibekaindaba ngiyabonga ngiseGoli 🙏
Ndunakandaba wayithinta mfethu indaba ebuhlungu eyenziwa abazali kwesinye isikhathi mina namanje zisanginetha angiwuqedanga umatekeletsheni kumanje nje yonke into engiyifundayo kuyasinda ngiyakuvumela mnewethu kubalulekile ukuphila isintu sethu nokwenza amasiko ethu .hamba nami mpunga ngibambelele kuwe.
Ngiwufakazi Mpunga. Ngihlupheka kanjena nje indaba efanayo. Manjeke ngasohlangothini lukababa abafuni nokuyizwa eyokulungisa izinto. Bavuma ngomulomo kuphela sengaze ngathatha isinqumo sokubuyela emumva nanokuba sengiyatohoza ilokho
Siyabonga Mshana wakoFuze, Ngiyacela uyibuyise lendaba uyixoxe yonke iyasishaya kakhulu... Ngocela ubuye uthinte la ukuthi Kuyenzeka yini ukuthi ngizalelwe ekhaya komame kodwa uthole ukuthi eskoleni awenzi kahle besekuthi uma uya ekhaya kini la uzalwa khona kukhanye nasezifundweni kodwa abakini bengakhiphanga lutho.... Nanokuthi mina mpunga ngikhonze ukuhlala ngedwa endaweni engenamsindo ngizivalele ngedwa endlini okungihluphayo umsindo wento ehubayo ezindlebeni zami kube u 10 minutes then kuphela futhi kodwa akukho buhlungu
Wayibeka Fuze nansi indaba Siyathokoza 👏🏾
Ngiyabonga ,Ngicela ukubuza Mina Umama yawehlala nobabu Radebe beshadile isilungu signed ,wakhulelwa ngami nobabu Methula ahlala kwaRadebe nganikwa isibongo sakwa Radebe and ngihlala kwa Radebe angisenabazali no gogo nomkhulu bashona and ngishwa imimoya wabantu abadala ngicela ulwazi noma ukucaze ngolwazi lakho indlela okumele ngihambe.ngiyabonga
Siyabonga baba syacela uyiqhube lendaba.
Ei inzima inene ke le ndaba. OoMbanjwa basokolisa kakhulu ngokubanga! Bavela nasethongweni kodwa kuyathethwa nabo bacengwe abant'abadala👏🏼👏🏼👏🏼Makwande.
yey, wangisiza seMpunga yesintu. bengibangwa abadala, ngingazi lutho ukuthi kuchaza ukuthinni. Manje ngicacelwa bha. Futhi nginabadala uma besho, nami ngiyavuma ngoba sekuyabonakala manje.Ngyabonga Kakhulu. Mawande umsebenzi wakho, udlondlobale izwe lonke. 🙏🏽
Siyabonga baba uMbanjwa siyacela uyiqhube ngathi iyagubha impela . Into ehlupha abaningi bethu le.
Mpunga yeSintu ngiyazi kahle lento yokubangwa izidalwa Nami ngazalelwa ekhaya benza leloohutha kwathiwa angibuyele ekhaya kababa zanginetha izinduku ngaphelelwa umsebenzi ngabuyela komalume bayoshweleza ukuthi ngihambisiwe ngokungemthetho kwahlantshwa imbuzi ngenze lwa imbeleko komalume sabuyela zalunga izinto kuyimanje koZwide ila ngikhona kanti futhi bangiphathise isiphiwo abantu abadala ngiyisangoma ngisalungisa yona leyo izinto ziyaqhubeka zichumile kuyisibusiso ukuzalelwa ekhaya 👏🏾👏🏾👏🏾
Interesting Khathini, sincela kogwancile impela, uyakhekhebula. Kuyasho ukuthi impunga endala kwakuyingculabuchopho, injula yesintu. Siyabonga ngokusiphakela ngokwethu kobabamkhulu nokhokho . Kwande Fuze.
Siyacela mntaka baba qhubeka ngaloludaba.. sonke sibhekene nalenkinga yokubangwa abantu abadala ngenxa yokuthi sizalwa kubo kamalume.. inhlawulo yenziwe kodwa lutho imbeleko
Yiqhube Mpunga Lendaba yakho ukuze sazi senzenjani, siphila enkingeni efanayo sibaningi. Sazise ukuthi wabizwa ngombanjwa kanjani. Siyabonga.
Angibonge Mpunga, ukusithululela ulwazi olusikhanyisela ubumnyama ezintweni zethu zesintu. Sicela ubuye uzokwenaba ngaloludaba. Ngingomunye wogogo othintekayo kuloludaba.
Nduna kandaba iqhube lendaba kuning esengikufundile kuyo... Siyabonga
Qhubeka Mshana wako Fuze Khathini
Mpungaaa wathinta indaba enkulu kodwa ngyazibongela ngokuthi ngazalwa abazali engangibukela kubo mabegcina isintu ngikwenzile ngomzukulu wami ngabika kwabadala ukuthi basangbambele angphisene ngaye
Ngibonga kakhulu Mpunga. Uyisisombululo sezinkinga zethu eziningi. Abadala basiphe wena. Awumdala ngeminyaka kodwa ulwazi lwakho lujulile kuyacaca ukuthi omkhulu bakho bakupha lolwazi onalo. Qhubeka ngaleyo ndlela usikhanyisele. Muhle kakhulu umsebenzi wakho.
Ngyacela uqhube lendaba uyizoxexe kahle Nami nginaleyonkinga nje
Mpunga yesintu , bengicela ungisize ngoba leliphutha ngilenzile ngesikhathi ngilungiselela ukuganwa. Manje izinto zami ziyonakala impela bengifisa ukuthola ikhambi lokulungisa lesimo ngoba ubaba akazange alungise lutho.
Nyambose ngyafisa ukuzwa lendaba yakho
Mashiya'mahle Siyabonga ngemfundiso eneqiniso. Isiphiwo sakho isikhanyiso esidlula Umuthi odumile. #Camagu 👏🏿👏🏽👏🏻
So inspirational Mpunga🤝♥️syacela uqhubeke nayo le ndaba ngoba sibaningi sibhekene nenkinga efanayo🙏
Inamandla Mbanjwa scela uyiqhubeke
Ngyabingelela bakwethu nam nginenkinga yengane ezalwa yim angigananga kubo but kuthiwa ibangwa zidalwa ingabe kuliqiniso yin ukuth kumele ngyibike ngembuz yesfazane ekhaya kith bese ifakwe isphandla zandla zombili ngoba kumele kuphume izidalwa zakubo kuyo kodwa igadwe ezakith
Lalihle ibali lakho Mlekeleli mnewethu lacishe lafana ncamashi nelami ihlupha kakhulu lendaba yokuzalwa komalume uma kungeke kwenzeke ngendlela eyiyona. Mina nje ngize ngayobikwa komalume kulonyaka sengineminyaka ewu33 phezu kokuth sengihlangabezene nolaka olukhulu lwabaphansi ngi stuckile..asbonge ngezimfundiso zesintu akwande IMPUNGAAAAA!!!
Mpunga, re kopa o e tsweletse pele taba e.
Siyabonga mpinga yesintu sicela uyiqube lendaba
Mpunga yesintu ngikuleyo nkinga
Nduna kandaba🙌,ngyabingelela yazi ngibuka lomfanekiso nje kwimanje nginenkinga yekhanda elihlale lingphathe libuye liphele cha wenakandaba nginenkinga ethi aycishe ifane nesimo owakhula ngaso manje njengihlale ngiba nokdideka okningi kangangoba angaz kmele ngiiqale ngakephi mangathi ngyaklungisa manje angazi noma kungenzeka yin umuntu ma enesfiso soxhumana nawe ngiluxoxe udaba lami umlomo nomlomo...?
Iqhubeke mpunga yesintu 🙏
sicela usilandise nyoke Impunga
Izingane ezizalwa uwena mpunga yesintu zona siyosebenzisa siphi isibongo?
🥺 Kwenzeka kimi ngiyofunda u Grade 12 , u 10
Siyabonga Mpunga,qhubeka nayo
Similar to my story.... I can testify this 👌🏾👌🏾👌🏾
Nduna kaNdaba, injalo nje indaba ayijiki futhi. Yazi ngiyaye ngifise engathi ungake unyukele endaweni eyintaba uwuhlabe uwulawu, ke uyale obaba nezinsizwa ezinezingane ngalolu daba. Ibakulekile kakhulu le ndaba Mpunga ngike ngayixoxa nawe. Mina ngembethwe yizalukazi zakomalume kaNdosi kodwa ibangae esengilihambile ohlangothini lwasekhaya ngilungisa izinto kanti abazali bashada kodwa bangagcagca. Ngikhushukelwa wushukela uma ngizicabanga lezi zinto ngoba ngachitha eningi imali ngizitshela ukuthi ngihamba phezu kuka layini kanti cha. Onezindlebe uzwile Mpunga..
Fuze sibonge ngokusikhulisa kwezamasiko.Lenkulumo yakho isifundisa ukubaluleka ukugcina amasiko nokuhlonipha abantu abadala.Umsamo uyisisekelo sempilo yomuntu.
Ngiyabingelela, mina ngicela ukubuza, mina umama wangitholela ekhaya komalume kodwa naye isibongo akusiso sakhe segazi kodwa ngokuthi ugogo wamthola egcagcile khona ubiza sona...mina ngikhule bengivakashisa ekhaya kobaba ngaze ngamdala yize ubaba engahlawulanga waze wadlula emhlabeni, ngelinye ilanga ngilele kufika ugogo,umkhulu kanye nobaba omkhulu abangasekho bonke baguqa bazithoba phambi kwami base bethi ( bayacela ukuthi kube yimina ozobashisela impepho lapha ekhaya) base benginika imali engamashumi ayisithupha....ngiyacela incazelo Mpunga yesintu.
Mvelase kwakungamele umawakho abizwe ngesibongo sikababa ongamzali,kodwa kwakumele abizwe ngesibongo sikamama wakhe (gogo wakho),nawe ngokunjalo kumele ubizwe ngaleso sibongo ngoba ubaba ka mawakho akenzanga izimfanelo kanti noyihlo naye akagcinanga izimfanelo.
@@mzwakhethenjwayo3618 Ngiyabonga ngempedulo kodwa ngisenombuzo, manje kwenziwa njani ngoba ugogo wamthola umalo esibongweni agcagcele kuso?
Uqedile Mfoka Ngcobo... Injalo ayijiki futhi
Ayi Mpunga yiqhubeze silalele 👂🏾
Ngicela uyiqhube Mpunga Yesintu
Siyezwa Mpunga sicela wiqhubeke lendaba
Impuuuuungaaa 😊👏
Mpunga yesintu ngyaphika le yokt ithongo liyenqaba uzilobole okanye lekelela baba wako if ngenawo Mandla
Ihlabahlosile le ndaba sale sow'qhubeka Mpunga Yesintu🙏
Eyi usho kimina mfowethu...🙏🙏🙏
Icacile Mapholoba. Syabonga
Nangoke TH-cam seqalile akangithumeli ama notifications ami. Kodwa yini wayengizweni uTH-cam ngampela? Kodwa akusenani, Ngiyabonga Mkhulu Mpunga ngolwazi. Ai phinda Mkhulu, usixoxele kahle ibe yinde lendaba izosiza abantu abaningi.
Mshana wako Fuze
Cela uyiqhubeke lenkulumo, nami ngibhekene nayo lenkinga
MPUNGA SCELA UQGUBEKE NALOLUDABA LUBALULEKILE SIVULEKA AMEHLO NGEZINXOXOZAKHO.
Ngicela uqhubeke impela ngomlando wakho Mpu ... ... ... ... ... Nga!
Mpungaaaa
Kunzima kodwa mkhulu uma ungazi muntu ohlangothini lwakomalume.
Mpunga yeQiniso...
Lapho ukhuluma khona ngokunga pasi eskolweni yenzeka nakimi yazi. Kwenzeka kabili lokhu ku std 8 & 9. Nga fail-a but bathi condone. Leyonto yaqala sengihlala kubaba ongazange enze lutho ngami obengena nandaba so lokho kwaqalisa izinkinga zami till manje. Iqale 2002 yonke lento
Wow, crazy story.
Sicela uyixoxe yonke indaba. Sifisa ukufunda okuningi.
Fuze wenzenjan ke if ekhaya malume kungeko Munt babhunguka bahlala egoli bonke so ekhaya kuhlal Isis wako ozalwah ma ubani okumele akushisele impepho,,,? Ngibuzela umngani wam
Cela uqhubeke nayo lendaba
Iculwa uban le ngoma edlal ngasekugcineni? Sengize ngayijwayel ngayithand😍
Ngyabonga ndoda yamadoda yazi lento oyikhulumayo yenzeka nakimina njengoba usho nje, kodwa abavumanga ngiye University ngoba bathi sebelinde kakhulu sebefuna kusebenza ,ngaze ngeqa ekhabo baba lingilandile langibuyisela komama bathe bengilandile ngafayila kathathu ngo December kuphela kodwa phakathi nonyaka ngiphasa kahle
Qhubeka baba
Cha kuzwakele ongath akezwanga kobe uthanda umlando yemizi yabantu
cela uqhubeke nayo indab yakho icishe ifane neyami ithongo lami lingijezisela ukth ngangivakasha kababa ngisamncane babambe izinto zami ilungiswa,kanjan lenkinga mpunga yesintu?😢
Mkhulu ngelinye ilanga cela uke ukhulume ngesithembu, okuwuthi umntu onjani ongathatha isthembu ubani okungafanele, mhlambe nje mangabe ubbb=aba wami engenaso isthembu mina njengendodana yakhe ngingasithatha yin noma akufanele yin ngithathe isthembu?
Ndim lo ncela uqubeke uyixoxe lendaba yako
wangithinta Mpunga, inkinga yam icishe ifane neyakho kdw mina ngizelwe ekhaya ngahamba ngaya komalume ngayofunda khona from Standard 7 to 10, manje nami ngithola ukuthi ngibangwa amantu abadala nokuthi nomawami akagcagcile bashade umshado lona wokubhala benoBaba... manje Mpunga ilungiswa kanjani leyonto?
Wena uwela esibongweni sakomalume...umshado wokusayina awusho lutho emathongeni...ukhiye wumgcagco athelwe ngenyongo umama,uyihlo akakenzi lutho,wena uyingane yentombi finish
@@mzwakhethenjwayo3618 ngyabonga kakhulu,ey iqiniso lelo baba
Iyangicika qobo lento yenu...isibongo asingeni ndawo kumuntu ogulayo if ungakwazi ukulapha yisho ungadli imali yethu ulokhu uthi isbongo isbongo sishintshwe isbongo wena futhi usuthi sishintshelweni sewukhohliwe wawuthen kuqala....isibongo siya nokuthi ukhulelephi finish
Ngicela uqhubeke nayo mpunga, Ngicela ukubuza ukuthi umangabe ubaba wakho wakuhlawula wawugeza nomuzi wakomalume kufane yini akushisele impepho noma akufake isiphandla?
Cha akufanele uyakuhluphekisa
@@dorothybuthelezi1420 Eish ngizwa kahle dadewethu. Manje kwenzeka kanjani ukuze akufake ngokuphelele esibongweni sakhe? Noma umangabe uzalelwe ekhaya komalume awukwazi ukwenzelwa izinto zakini uba owakhona kuphela?
why as black people we go through these things?

Fuze sibonge ngokusikhulisa kwezamasiko.
Lenkulumo yakho isifundisa ukubaluleka ukugcina amasiko nokuhlonipha abantu abadala.
Umsamo uyisisekelo sempilo yomuntu.
Ngiyabingelela, mina ngicela ukubuza, mina umama wangitholela ekhaya komalume kodwa naye isibongo akusiso sakhe segazi kodwa ngokuthi ugogo wamthola egcagcile khona ubiza sona...mina ngikhule bengivakashisa ekhaya kobaba ngaze ngamdala yize ubaba engahlawulanga waze wadlula emhlabeni, ngelinye ilanga ngilele kufika ugogo,umkhulu kanye nobaba omkhulu abangasekho bonke baguqa bazithoba phambi kwami base bethi ( bayacela ukuthi kube yimina ozobashisela impepho lapha ekhaya) base benginika imali engamashumi ayisithupha....ngiyacela incazelo Mpunga yesintu.
Mvelase kwakungamele umawakho abizwe ngesibongo sikababa ongamzali,kodwa kwakumele abizwe ngesibongo sikamama wakhe (gogo wakho),nawe ngokunjalo kumele ubizwe ngaleso sibongo ngoba ubaba ka mawakho akenzanga izimfanelo kanti noyihlo naye akagcinanga izimfanelo.
@@mzwakhethenjwayo3618 Ngiyabonga ngempedulo kodwa ngisenombuzo, manje kwenziwa njani ngoba ugogo wamthola umalo esibongweni agcagcele kuso?
Uqedile Mfoka Ngcobo... Injalo ayijiki futhi
Ayi Mpunga yiqhubeze silalele 👂🏾
Ngicela uyiqhube Mpunga Yesintu
Siyezwa Mpunga sicela wiqhubeke lendaba
Impuuuuungaaa 😊👏
Mpunga yesintu ngyaphika le yokt ithongo liyenqaba uzilobole okanye lekelela baba wako if ngenawo Mandla
Ihlabahlosile le ndaba sale sow'qhubeka Mpunga Yesintu🙏
Eyi usho kimina mfowethu...🙏🙏🙏
Icacile Mapholoba. Syabonga
Nangoke TH-cam seqalile akangithumeli ama notifications ami. Kodwa yini wayengizweni uTH-cam ngampela? Kodwa akusenani, Ngiyabonga Mkhulu Mpunga ngolwazi.
Ai phinda Mkhulu, usixoxele kahle ibe yinde lendaba izosiza abantu abaningi.
Mshana wako Fuze
Cela uyiqhubeke lenkulumo, nami ngibhekene nayo lenkinga
MPUNGA SCELA UQGUBEKE NALOLUDABA LUBALULEKILE
SIVULEKA AMEHLO NGEZINXOXOZAKHO.