What if you have used impepho Yamawele without knowledge of what is used for,does it cause bad luck or close your ways even more? I have being using impepho yamawele everyday when I speak to my ancestors
Kodwa u TH-cam ungizweni mina angisawatholi ama notifications empunga. Sengize ngibone ngoba ngi scroller nje. Ai ngizozama ku unsubscribe ngiphinde ngi subscribe and press notification bell 🔔 futhi. Uma ke bengiphinda ngizobona kuthi ai TH-cam ungiqondile, uyangisukela. 🙂
Siyabonga kuningi osifundisa khona mina amaphupho kumnyama uma kukhona okuthile ngiyakhohlwa ngicela usizo Ntuli
Hhayi Ngiyakuvuma nsizwa yakithi. Cha Mpunga Yesintu ngicela uke Ukhulume NgeNcekwa noma ngezitho zeNyama engaPhumi ekhaya Ungabe Embuzini noma EzeNkomo...
nokubaluleka kwazo. Lapha empepheni nami bengijabula impunga ike nje ikhombise umfaniso noma izithombe zayo le mpepho ukusiza sibe nesithombe emqondweni.
Sicela ama samples or pictures of those 3 types of Impepo please Baba,just for us to see them and know them🙏😊
Unfortunately one can not comment with a picture but I do have all of them.
@@MNQ233 ,thank you🙏,may you please Whatsapp me the pictures 0737834727
Ayi cha Impunga ayingenanga kwi-chior isaseskoleni😂😆
😂😂😂😂
Umakoti kamfwenu uma emis' idol' echath' umntwanaaaa
Awu sukanini Mpunga wahlabala phela zagqabuka intambo zomaskandi... Sithi isisho " sikleza kogwansile ". Wathinta indaba ebengingayazi nhlobo Nduna kaNdaba ngathatha ngafaka emgodleni. Ake ngilinde ngilalele okuzayo. Ngiyibambile ingoma ithi nje " umbhekani uMakoti womfoweni uma emis'idolo echath'umntwana🎸"
👏👏Wayibeka khehla, Thokoza
Mpunga yesintu. Ngiyakhuleka kuwe Mkhulu. Ngicela izithombe zazo lezimpepho ngokwehlukana kwazo
Mshana wofuze 🙌🙌🙌
Mlekeleli impunga
Idata alisho lutho kunolwazi osipha lona phambili Mpunga
Mpunga yesintu nginekinga kuhamba umneke bangiqenda ukudla ngabe lokho kubangwa yin
Hheshe zinsizwa kukhona umunt osake wangibonisa usihlahla wathi impepho enkulu. Wathi eyokugquma wathi isisa amathunzi amabi. Angaz noma kukhona yini osake wezwa ngayo la
Nduna kaNdaba ngiyabingelela ngicela ukubuza ukuthi kuhleleka kanjani ukuthi ngicmxhumane nawe ukuthi ngichazeleke nokulekeleleka ngamaphupho ukuthi nami ngikwazi ukuxhumana nezidalwa zathithi.
HHESHE Mpunga muhl'umvumo
Itholakala kuph impepho yamawele futh uyibona kanjan ukuth iyona nqo.?
impepho yamawele imhloshana mft bese lena ye dlozi ilena ethanda kuba brownish kanje nam ngichazelwe ngiyoythenga mtaka mkhulu
What if you have used impepho Yamawele without knowledge of what is used for,does it cause bad luck or close your ways even more?
I have being using impepho yamawele everyday when I speak to my ancestors
Mpunga ngiyabingelela ngicela ungisize ngilohlupho engingazi ngiluxazulule kanjani ngoba lengani aziganiwe ziyatholiswa ingani ngabantu bahlukane nje singakadli lutho ngicela usizo lwakho
Ngicela nami imifanekiso yemprpho zontathu ngoba nami nginenkinga engizwe zibslwa lapha
Mpunga yesintu nginga thanda ungene kule topic eye circumcision. Bathini abantu abadala ngaloku?
Awu awuu.. Dlala nsizwa enye
Inkondlwana- ayishiswa kuyafuthwa noma ugeze ngayo
Babu Mbanjwa mina ngiliwele kodwa angikaze ngiyibone lempepho okuthiwa eyamawele mina ngizazela yona le ejwayelekile
Kukhona ne mpepho yomfula
Baba ngiyabonga kakhulu ngemfundisi zahko
Thokoza ndlondlo kusho ukuthini ukuphupha iimvu noma imbuzi ngabekukhona yini okufunekayo??
Mna mpunga yesintu ndiyaphupha kodwa ndiyalibala ixesha elininzi
Mpunga bengicela ukwazi ukuthi ekhaya sikhule luphahlelwa ekamelweni labadala, manje ngifuna ukususa umsamo ngiyowakhela ngaphandle ukuze bangaqimbi phambi komsamo. Manje kufanele ngibasuse ngembuzi noma ngingaphahla ngibabikele kuphela ngempepho na ?
UMtshali ngiyabonga.
Mpunga
👏👏👏
What about impepo wa maroma??? Don't we communicate with our ancestors with it,????
Kodwa u TH-cam ungizweni mina angisawatholi ama notifications empunga. Sengize ngibone ngoba ngi scroller nje. Ai ngizozama ku unsubscribe ngiphinde ngi subscribe and press notification bell 🔔 futhi. Uma ke bengiphinda ngizobona kuthi ai TH-cam ungiqondile, uyangisukela. 🙂
🙏🙏🙏
Siyabulela ngolwazi osinika lona ndifunde ndilukhulu
Ayiceze nawo bo amawele
Khona impepho Mpunga yase manzini neyase ntabeni. Angaz noma ziya fana yini nale ebizwa nge ngongini but nginazo zontantu mina leso.
Eyase manzini kwathiwa ile enama flowers a yellow. Eyasentabeni uthanda ukuba izinduku mostly. Bese Kuba iyona le yama wele.