ITHONGO VS IDLOZI | Impunga Yesintu TV

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 29 ธ.ค. 2024

ความคิดเห็น • 70

  • @aintnogoddess
    @aintnogoddess 4 ปีที่แล้ว +27

    I'm very glad, I have been watching your videos for months now I'm only 21 and I'm learning every day about indabuko yam and my spiritual journey especially since I'm all alone and I was educated about isintu sami and traditions...I just want to say ngiyabonga I'm very educated now .

    • @theunknowndj331
      @theunknowndj331 ปีที่แล้ว +1

      Same here👏

    • @MthuyiProduction
      @MthuyiProduction 3 หลายเดือนก่อน

      I hope you ask about uShembe Unyazi Lwezulu. He has videos on Ubunazaretha on this channel so u can scroll ❤

  • @sandilemzwandile1591
    @sandilemzwandile1591 4 ปีที่แล้ว +5

    2nd comment... singabalandeli bokuqina yeMpunga... iyasiphilisa le nsizwa kakhulu

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 4 ปีที่แล้ว +3

    umuntu othwasile ungenwe idlozi noma ithonga noma kuyashiyana nasekuthwaseni

  • @sibusisomadlala7995
    @sibusisomadlala7995 ปีที่แล้ว +1

    Ngyayizwa ke i ncazelo yakho, yingakho bethi abanye idlozi liyingozi alizi ngobuhle, bagcine sebesindiswa.Kungani abantu bethi kulomuzi akunadlozi, bengathi akunathonga.nalo othwasayo kwathiwa ungenwa idlozi.omunye ubhuti wathi phinde athinte umsamo ngoba ayikho into elungayo mayethinta umsamo.

  • @sbonelomkhize8672
    @sbonelomkhize8672 4 ปีที่แล้ว +1

    Ay sikleza kogwansile impela. Siyabonga kakhulu Mpunga, isandla sedlula ikhanda ngolwazi osusethekele lona. 🙌🏽🙏🏽👌🏽

  • @fezilenjomane9065
    @fezilenjomane9065 4 ปีที่แล้ว +1

    Very clear syabonga

  • @ndaba423
    @ndaba423 ปีที่แล้ว

    Mkhulu wami asthembe uyaphila nomdeni,,luyohlala lulusha ukuzi lwakho khehla lami siyohlala SIBONGA ABADALA BASIGCINELE WENA MKHULU WAMI

  • @sbusisokhwela7227
    @sbusisokhwela7227 4 ปีที่แล้ว

    What a wonderful information selekele Mbajwa omkhulu ungakhathali yithi

  • @dumisanihadebe7026
    @dumisanihadebe7026 4 ปีที่แล้ว +3

    first comment Mpungwa ngikulalele bhuti

    • @sandilemzwandile1591
      @sandilemzwandile1591 4 ปีที่แล้ว +1

      😂😂😂 impela Bhungane ngiwufakazi uhlezi ukhona ngaphansi kweGatsha lalesi shlahla sakoFuze esithola kuso umthunzi osiphilisayo

    • @dumisanihadebe7026
      @dumisanihadebe7026 4 ปีที่แล้ว +2

      @@sandilemzwandile1591 😂kakhulu mfe2🤟

    • @sandilemzwandile1591
      @sandilemzwandile1591 4 ปีที่แล้ว +1

      @@dumisanihadebe7026 cha mfokababa inkosi ikubusise. Uphile nje mnewethu kuningi esisazokuzuza kulensizwa yakwaFuze

    • @dumisanihadebe7026
      @dumisanihadebe7026 4 ปีที่แล้ว +2

      @@sandilemzwandile1591 ngiyabonga kakhulu mfe2 nawe ngokunjalo✊

    • @sandilemzwandile1591
      @sandilemzwandile1591 4 ปีที่แล้ว +1

      @@dumisanihadebe7026 mfokababa🤝

  • @gumedethabani951
    @gumedethabani951 4 ปีที่แล้ว

    Syabonga Mpunga ukucaciseleka.. ngicela ukubuza ngoba ngigcine sengilahleka izolo ubaba uVVO kanye no Doctor Mshengu bechaza ukuthi ukuzilobola ngoba nakhulu ubaba wakho wayengalobolile komalume kuyinto engekho leyo ngokwesintu.. umbuzo omkhulu ula uthi pho kumele ushade kanjani ngoba bathi awuvumelekile ukushada umama wakho engashadile ngicela ukucaciseleka lapho Mpunga.

  • @msawenkosinyuswa3161
    @msawenkosinyuswa3161 3 ปีที่แล้ว

    Ekabe uyfihla kanjn impandla njengoba ingihlupha kanje mina 🤣.
    Impuuuuunga! Siyabonga Fuze

  • @senzokunene
    @senzokunene 2 ปีที่แล้ว

    Hayi Mpunga yesuntu ngikuthanda impela kodwa lencazelo ayishayanga kona. Phela mangizwa kahle uthi wena idlozi umuntu ebekade angahambi ngokwethembeka manje yini sihlale sizikhathaza ngedlozi ngabe sihlale sizihlupha ngamathongo. Ngokwami ngithi wonke umuntu oshonayo uba ithongo, laba abalele bese kuthi idlozi akubi inoma ubani kuba iloo ebehamba ngokuqonda. Ngesilungu ilokhu athi amakholwa ingelosi. Yingako njalo kuhlale kuthiwa idlozi lifuna lokhu nalokhu ngoba ibona abangale abazi indlela eqondile

  • @ceejaycarol3260
    @ceejaycarol3260 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga baba waze wasincenda ake ngithi nje Impungaaaaaa🙌🙌🙌🙌🙌

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 3 ปีที่แล้ว

    Ngyabonga 😊 🤗 ngifunda lukhulu

  • @sandilemasango9521
    @sandilemasango9521 4 ปีที่แล้ว +2

    Mmmm kwazwakala bhuti

  • @thandomkwanazi4217
    @thandomkwanazi4217 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpunga yesintu

  • @sizwebabakansizwaxulu2765
    @sizwebabakansizwaxulu2765 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Mpungayesintu🙌

  • @ikkeixarra4255
    @ikkeixarra4255 4 ปีที่แล้ว

    Sibonge Mpunga. Kodwa hhay ngathi ikuhlulile le. Umehluko phakathi kweThongo nomoya weDlozi ukuhlambuluka. Umoya weDlozi ungumoya osetshenziswa iThongo ukuthi lizilapha kulezinxenye azimgaka hlambuluki. Umoya weDlozi indaba enabile ngoba iThongo liwusebenzisa ezindaweni eziningi njengo kulapha umndeni kubelaphi, kubekhona abanomoya wedlozi abaculayo, nobukhosi nokuphatha abantu kungumoya weDlozi.

  • @ntokozonokulunga6102
    @ntokozonokulunga6102 4 ปีที่แล้ว

    syabonga mpunga

  • @ntokozohlatshwayo165
    @ntokozohlatshwayo165 4 ปีที่แล้ว +2

    Abushelelezi lamathanga alentombi!

  • @Maweh2809
    @Maweh2809 4 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga ngolwazi Impunga ngicela ukubuza imalini incwadi entsha kuhlangene neposi paxi

  • @skhumbuzogazu5079
    @skhumbuzogazu5079 4 ปีที่แล้ว

    Mpunga yesintu ngicela kulenkulumo yakho ufake okwesithu. Usiphe ukuhlukana kweDlozi; Isidalwa; Ithonga. Okwenza ngicela ukuthi siyaye sifune ukukwenza into eyodwa singabheki lakuhlukana khona nala kuhlangana khona ngiyabonga.

  • @sandileemmanuel9334
    @sandileemmanuel9334 3 ปีที่แล้ว

    Ngyabonga kakhulu mpunga yesintu..

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 4 ปีที่แล้ว +1

    Impuuuuungaaa 😊👏

  • @umcebiseni6474
    @umcebiseni6474 4 ปีที่แล้ว +2

    Ngisacela ukubuza kuwe Mzukulu wakoFuzafulele.
    Kungani iThongo linikele ngomntwana walo omsulwa ukuba adlozomelwe?

  • @siyandamchunu2656
    @siyandamchunu2656 4 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga mpunga yesintu. Ngelinye ilanga ngiyothanda ukuthi uke uthinte lendaba yokugunda. Ukugunga ekhanda emakhwapheni, uphinde ugxile ngokugunda laphaya enzansi kwenkaba nakhuya abadala bathi uma ushefe izinza ingane yokuqala iyashona. Ngabe lukhona ulwazi onalo??

  • @ngwanetv2210
    @ngwanetv2210 4 ปีที่แล้ว

    Kunjalo mpunga yesintu qhubeka mnewethu

  • @simeonmpangase4288
    @simeonmpangase4288 2 ปีที่แล้ว

    Impunga

  • @MKM000GP
    @MKM000GP 3 ปีที่แล้ว

    Wow , I am in ore. this explains a lot.

  • @user-cs8rh2xt5r
    @user-cs8rh2xt5r หลายเดือนก่อน

    Ifalezinja umona ngoba phela bona iqiniso abazwani nalo bafuna isizwr salithi sihlale sidukile , ngalawo mazwi ngidlulisa ukubonga kakhulu ukucacisa umehluko phakathi kwedlozi nethonga, ngiyabonga kakhulu.
    Ngolunye usuku bengicela usisize ngokumbulelwa idlozi noma ithonga elukwrmbethe noma elikuhambela phambili entweni zakho ngoba mina angazi ngikhuluma ngibhekise kubani noma kobani ngempumelelo Yami ngisasenyameni futhi ngilungisele abangihambela phambili.
    Odokotela basentshonalanga bayakwazi ukulunguza umntwana esase esiswini sikamama wakhe, thina ngesintu kwenziwa njani ukuthi uzozalamntwana Muni aphinde anhekwe iliphi ithonga noma idlozi empini yempilo, mpunga Yesintu ngingathokoza kakhulu uma ungasikhanyiselabisizwr lapha nami kunjalo.

  • @powermovesonly4034
    @powermovesonly4034 4 ปีที่แล้ว

    Ngibonge Mpunga Yesintu..ngicela uchaze ngesithunywa

  • @ngwanetv2210
    @ngwanetv2210 4 ปีที่แล้ว

    Impuuuungaaaaa🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @samuelnsibande5815
    @samuelnsibande5815 4 ปีที่แล้ว +20

    2:02 you'll thank me later,

  • @simangelezulu9241
    @simangelezulu9241 4 ปีที่แล้ว

    Siyabonga 🙏🏻

  • @phelibanjwa5077
    @phelibanjwa5077 4 ปีที่แล้ว +3

    Camagu Mpunga yeSintu. Kholwa elikholwa ngentliziyo elingalibhadi nakancane eSontweni. Ggxam gxam......................lathi ngahamba, Lithe seliyosithela lathi ngaahamba. Awuuu sukani Madoda!!!!!!
    Ndyaphila kakhulu kwi videos zakho kodwa hay andivanga tu kulena. IsiZulu sakho si deep kulena 🤣🤣🤣 kodwa ke 👏🏽👏🏽

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  4 ปีที่แล้ว +1

      Ngyaxolisa kakhulu, ngizozama ukuthi ngingasebenzisi amaGama aqinile

  • @mrsnene6680
    @mrsnene6680 4 ปีที่แล้ว

    SIYABONGA MFOWETHU UYAYAZI INTO OKHULUMA NGAYO WANGIJABILISA KAKHULU UMAWAKHO UKUHLABA UKUHLIKIZA INDABA YOKUTHWALA BAMI NGANE SENGIKUCABANGA MAKUNGAZWAN NEDLOZI NGASHIYA PHANSI.

  • @nduzah47
    @nduzah47 4 ปีที่แล้ว

    Impungaaaaa

  • @dingashandu5802
    @dingashandu5802 4 ปีที่แล้ว

    Gogo skhtheni

  • @pmambongwe8640
    @pmambongwe8640 3 ปีที่แล้ว

    So I thongo kphela elifika ngephupho?

  • @VusumziLize
    @VusumziLize 4 หลายเดือนก่อน

  • @zanelemabena7934
    @zanelemabena7934 3 ปีที่แล้ว

    Manje isizwa kanjan ingane ukuthi kukhishwe ledlozi elimembethe??

  • @curiousk4083
    @curiousk4083 4 ปีที่แล้ว

    🤔Mpunga ngibonge, awuphenduli on Yubetube yini mnewethu?

  • @muzimbhele8087
    @muzimbhele8087 4 ปีที่แล้ว

    Seyiwile inkomo ingeyethu

  • @wiseei
    @wiseei 4 ปีที่แล้ว

    Mpunga yesintu sakithi ngicela ukubuza uma ngizithenga zontathu izincwadi kungaba imalini?

  • @buhlebakhetouch2416
    @buhlebakhetouch2416 4 ปีที่แล้ว +2

    dankie Mpunga

  • @guguzintlemgwebi1874
    @guguzintlemgwebi1874 4 ปีที่แล้ว

    Yintoni uDlozomela?

  • @nthabisengnkosi79
    @nthabisengnkosi79 3 ปีที่แล้ว

    Ngicela ukubuza....So if idlozi "liyaDlozomela" ngabe kuchaza ukuthi abantu balahlekile umabekhonza iDlozi?....Or mhlambe kumele kukhonzwe ithongo?

  • @nkunzemnyama
    @nkunzemnyama 4 ปีที่แล้ว

    Mpunga ake ngibuze lapha ukuthi if u yintombazane uzalele ekhaya uyakwazi yini ukuzihlawulele emathongeni akini if lona okuzalisile engezi ukuzohlawula

  • @thabanimathew2382
    @thabanimathew2382 ปีที่แล้ว

    Impunga🤍

  • @lawrencemoyo4748
    @lawrencemoyo4748 4 ปีที่แล้ว

    Umkhulu umsebenzi wakho mfo

  • @lungelogift3446
    @lungelogift3446 4 ปีที่แล้ว +1

    isminya sodwa ke lesi

  • @oarabilemolema5157
    @oarabilemolema5157 3 ปีที่แล้ว

    In all your videos, it seems like you only speak to the Zulus.
    Please, try to accommodate other people.

    • @makhosinidube7950
      @makhosinidube7950 3 ปีที่แล้ว

      Fund' isiZulu

    • @zinhledlamini4587
      @zinhledlamini4587 2 ปีที่แล้ว

      It could be that his elders that's the only language they know, lately I am struggling with my English n it scares me since I'm on this spiritual journey, I can't construct sentences yoh it's scary