Death is the opposite of life like dark is the opposite of light, ngakho abantu asebafa kabasaphili, Umshumayeli 9:5-6,10, bazophila futhi ngenkathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni, John 5:28-29,Psalms 37:29.
I do agree with you mpuga,but remember ukuthi we came from the different families, different msamo,so bear in mind that u will never knows Secret's of other familys, eg khona amadoda epostoli aqoga isphika ne tuku only during prayer time cos uwembethwe izalukazi...😊
@Princemazibuko664 but remember ukuthi it's not only Zulus who are the member of this channel,we came from different backgrounds, bear that in mind,so u can't say ama families anemikhuba ngoba,imisamo ya wonke umuntu ine fihlakalo yakona...
The truth remain as the truth a man remain as man and woman as women awukwazi ukubhinca ungumfazi that is a big mistake thank you for your teaching mpunga
Ngiyabingelela khehla,siyabonga kakhulu nami ibingifida le yabantu besimame ababhinca amabheshu bagqoke umqhele.kodwa khehla sididekile siyisizwe saphunga nomageba🙏
Wow at last siyabonga ubuyaphi kodwa uyingane kabani❤❤mfowethu uyalifela iqiniso, MAKHOSI
Ngimbethwe AMAKHEHLA azi kahle ukuthi nguwumuntu wesifazane umona phansi boooo...
Yaz Mpunga wena awubhedi futhi awukaze ubhede Kuma video wakho...ngithanda mawubiza umkhulu Pheshe👍
Syabonga Mpunga. Awkhuze naleshlava esinziwa isizwe samaZulu kakhulkazi abesfazane ingensile kwaZulu .Lena yoktshontsha imvunulo yezinye inhlanga baybhince.Isbonelo sewfica abesfazane bezthe shu emvunulweni yamaXhosa.Kdw angwaboni wona amaXhosa efake imvunulo yesiZulu.Loko kulimaza kakhul isizwe samaZulu kubukek engat sothathekile asikthandi okwethu
P0😅
Bangaphkisa abathanda ukùphikisa kodwa ima njalo ngeqiniso Mpunga
Impuuuuunga!
Ey koda ndoda yamadoda 🙏uyayibeka nje icace
Mkhulu mpunga siyabonga,injalo nje,mina umkhulu wami wafuna inqawe ngayithenga ngayibika ngayibeka
Mpunga ngiyakhumbula lesi sihloko awuqali ukusithinta, cishe 2022 uke wayikhuluma futhi awukosuki eqinisweni lasekuqaleni. Qhubeka ulimele iqiniso ngoba oyedwa kwabayizinkulungwane ukuzwile futhi ufaka emgodleni wakhe wolwazi.
Death is the opposite of life like dark is the opposite of light, ngakho abantu asebafa kabasaphili, Umshumayeli 9:5-6,10, bazophila futhi ngenkathi uNkulunkulu ebavusa ekufeni, John 5:28-29,Psalms 37:29.
@@vusimngomezulu2500 into ebalulekile nje ukwazi iqiniso ngesintu sethu nendlela okhokho ababephila ngayo. Ibhayibheli mnewethu libhaliwe kanti is isintu yisikompilo lethu thina bebala elimpisholo. Uma ungalisusa nje engqondweni yakho uzigqaje ngokuba ngonsundu, ukhumbule ukuthi esakho isbongo sinezithakazelo ezaqhamuka ngezigameko ezinye zaqhamuka ngamagama amakhehla akini. Uma nje ungalandela okwakini ubuye ekwedusweni yiBible elingeke lakwenzela lutho kungakuhle kakhulu wazi umlando wakini.
Wayibeka kwacaca lento Mpunga, ngithanda ukungananazi uma ukhuluma ngalendaba futhi ungahlambalazi muntu uqonde iqiniso kuphela njengoba linjalo.
❤
Dankie siyabonga Mpunga _
Jonga wena Mbatha mntomkhulu uthethile ma ubuza..zithini iiNkosi xa kuhlanjalazwa amasiko esiNtu. SiyaBonga ngawe ngoba uzisa ulwazi olufanele.
Impuuuuuungaaaaa
Amakhosi awazenzi kodwa awanamandla kulesisikhathi samanje. Siphethwe amalungelo manje.
Khuza mkhulu
Ondabezitha abasekho nje sekwasala igama
Amakhosi akhona inkinga uhulumeni usenza into enkulu kunamakhosi
Mmm, athula kanjani ngempela makonakele kanje amakhosi??! Isintu siyasiphunyuka impela, sisbambe ngama fingertips nje🙄
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Ngicela ungichazele la mkhulu,idlozi lo muntu ligcina kuphi???
😂😂😂😂
Mpunga yesintu uma wembhethwe amakhe ugowesifazane iyashuqula ekhanda ngoba ngivuka lingekho ekhanda
Inkinga anizidli izimpande zokuqondisa imimoya nokuthoba amakhehla
Zitholakalaphi Mkhulu lezozimpande ngoba manje kunzima ezweni amaqola achithwe iguzu, ngicela ungisize Mkhulu ngiyazidinga pls pls pls @@impungayesintutv
Indaba isekutheni akusho ukuthi uma iduku liphuma faka umqhele, ngoba iskhindi sangaphansi asiphumi kanjalo nobhodisi awuphumi. Kepha ukuphuma kweduku kusho ukuthi vele umbethwe ikhehla lizophakama vele impande iyaqondisa. uyitshelwa idlozi impande ayibuzwa.
Yekani imikhuba eningayitshelwanga idlozi nethonga
I do agree with you mpuga,but remember ukuthi we came from the different families, different msamo,so bear in mind that u will never knows Secret's of other familys, eg khona amadoda epostoli aqoga isphika ne tuku only during prayer time cos uwembethwe izalukazi...😊
Ama Families anemikhuba not amasiko esintu, lapha asikho isidingo sokwala lesifundiso esihle. Ikakhulu uphinde ufake inkolo ukulwa nalesifundiso esihle kangaka sesintu. Umthombo wolwazi lona funa uma unethuba. Khona onezindlebe kepha akezwa uyaludinga lolulwazi.