BAYATHETHISWA ABANTU ABADALA

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 6 ก.ย. 2024
  • Bayathethiswa abantu abadala uqinise amazwi ngenkathi ukhuluma nabo kodwa akubona bonke abayodwazi ukubathethisa

ความคิดเห็น • 40

  • @Anonymous-bj2bz
    @Anonymous-bj2bz 2 ปีที่แล้ว +17

    Mpunga!! Ngathi ngixakekile ngikwi coma ngilimele avela amadoda amakhulu. Wavela ubabu Shembe, wavela ubhejane ephuma esiqiwini. Ngabuza ngathi bavela kanjani ngoba angisonti kwa Shembe futhi angisona isihlobo sakwa Zulu. Wemame!! idlozi liyaphila. Buza ngomlando wakho uphile. Lungisela abantu abadala uzophila.

    • @thandangcobo4054
      @thandangcobo4054 2 ปีที่แล้ว +4

      Hhay kodwa ngiyafunda LA kuMshana wako Fuzafulele. Yonkinto oyishoyo nje iyacaca, futhi uyibeka indaba izwakale ngoba usinikeza nezizathu, nezibonelo njalo njalo. Makwande koFuze👏👏👏

    • @sarahbasi1451
      @sarahbasi1451 2 ปีที่แล้ว

      Cela ukubuza kuchaza ukuthini lokho nami ngake ngamphupha ubhejane ephuma esiqiwini ne nkosi ilanga

  • @wonderfulnature806
    @wonderfulnature806 2 ปีที่แล้ว +13

    "Angihambi nemikhovu" 🤣🤣🤣🤣
    Aw suka Madoda !!!!

  • @lungilemhlanga5242
    @lungilemhlanga5242 ปีที่แล้ว

    Mkhulu ngiyabingelela ngiyizalelwa khaya ngikhulele khobo baba ngaba nomuzi kwavela ukuthi ngisebenzisa umsamo ongafanele kwafika umkhulu ozala umama ngephupho wathi cela ngimngenise ekhaya ngacela amandla okumakhela ikanelo ngempela kwenzeka ngokushesha lokho ngamngenisa inkinga yami angiyazi imvelaphi yabo omalume abalusebenzisi usiko ngicela uma ikhona impande yokuthi bakhulume bangitshele ukuthi bona bangobani ngicela ungisize mkhulu

  • @ClementKumalo
    @ClementKumalo หลายเดือนก่อน

    Siyabonga mpungayesintu,

  • @user-jy4mn2bz7i
    @user-jy4mn2bz7i ปีที่แล้ว

    Aaaaammmeeenn Ngcwele

  • @badimobatemothuoptyltd7702
    @badimobatemothuoptyltd7702 2 ปีที่แล้ว +4

    IMPUUUUUUUUUNGAAAAAAAA 🤴🏿👑👸🏿👍🏿👼🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @sduduzilemichellengwenya9831
    @sduduzilemichellengwenya9831 2 ปีที่แล้ว +4

    🤣🤣🤣🤣 hayi Mkhulu wena uyabonakala ukuthi awuhambi nomkhovu.

  • @thembimncube48
    @thembimncube48 2 ปีที่แล้ว +1

    Thokoza Khehla,ena kahle up hide u zip ha the kahle ukuba nelungelo lokuthi uthethise abadala, Amen

  • @obvisibanda2681
    @obvisibanda2681 2 ปีที่แล้ว +4

    Pure wisdom

  • @Mellow_daGaawd
    @Mellow_daGaawd 2 ปีที่แล้ว +2

    Bayedeeeeeeeee

  • @sibusisosithebe6629
    @sibusisosithebe6629 2 ปีที่แล้ว +1

    Asbonge

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 ปีที่แล้ว

    Makwande Mpunga!🙏

  • @winniwmgcobo1138
    @winniwmgcobo1138 ปีที่แล้ว

    Kumina kukhulume izwi lendoda yathi yithina bakwashembe

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 2 ปีที่แล้ว

    Syathokoza ngokusivula amehlo inkosi ikubusise.....kodwa ngesinye iskhathi ngathi abakuzwa kubakuhle kuphinde ku bhidlike futhi

  • @sibusisosithebe6629
    @sibusisosithebe6629 2 ปีที่แล้ว +1

    Unzima kakhulu mfoka mbanjwa

  • @mhlelikhumalo4003
    @mhlelikhumalo4003 2 ปีที่แล้ว +1

    Mkhulu inkosi ikwandisele siyabonga siyafunda nathi uyisibani esihle kithi

  • @user-rt6od2ds3r
    @user-rt6od2ds3r ปีที่แล้ว

    Greetings Mkhulu Mbanjwa. Do you consult online?

  • @mantombizodwa1779
    @mantombizodwa1779 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza mkhulu mina angikaphothuli kodwa kumele ngakhe esigodlo ekhaya, ,ngivumelekile ukungena na ngingedwa thokoza mkhulu

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 2 ปีที่แล้ว

    Siyabulela mpunga

  • @thembangubane8763
    @thembangubane8763 2 ปีที่แล้ว +1

    Cha siyabonga kakhulu 🙏 Mpunga. Ngicela ukubuza ukuthi njengoba uNdlunkulu wasinela kwaNgcobo wacolwa khona, manje ungowakwabani yena? Sengisho ukuthi ungu Mrs bani phakathi kuka Mbanjwa noNgcobo? Ngiyabonga

    • @mbalindelu9295
      @mbalindelu9295 2 ปีที่แล้ว

      Ngokwami ukubona nokulandela inkulumo ka mkhulu, uNdlunkulu ka mkhulu uMrs Ngcobo. Ngathi nkulumo ka mkhulu is pointing out kuthi owakomalume. Ngoba phela wayengeke umkhulu izinto zakhe zomgcagco ziphathwe komalume ukube wayemenzele konke baba wakhe

  • @msawenkosinyuswa6417
    @msawenkosinyuswa6417 2 ปีที่แล้ว

    Kunalento eloku ingphazamisa uma ngfuna ukuza eMphelandaba 😢. Sekuze kwaba worse izinto Mpunga kodwa ke sisanethemba kuzolunga

  • @mbongiseniwisdom1866
    @mbongiseniwisdom1866 2 ปีที่แล้ว

    Yah that is a point Mkhulu thanks again for the knowledge that you are sharing to us.

  • @letalwandle4553
    @letalwandle4553 2 ปีที่แล้ว

    Profound message! Impunga!

  • @winniwmgcobo1138
    @winniwmgcobo1138 ปีที่แล้ว

    Ngibonge kwimpunga sesintu

  • @mkhabolengayondodemyama5905
    @mkhabolengayondodemyama5905 2 ปีที่แล้ว

    Lisenethini mina ngicela ukubuza ulakha kanjani iThongo ukuthi mawkhala lisheshe lisabele ikakhulukazi mawbuya ekhaya labantu abasindisiwe ****ngizolalela ekuphawuleni kozongizwela ngyabonga mina Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa ******

  • @Gxalaba
    @Gxalaba ปีที่แล้ว

    Impunga ,Mashiyamahle

  • @sphokazindlala6292
    @sphokazindlala6292 2 ปีที่แล้ว +1

    Mkhulu I think ngifana nawe, kodwa Mina ngingowaka Dlamini ngokwesende kodwa ngesekeleke kaNgubo, oGwili oThabethe, kodwa kimi it's different ngikhuliswe uye ubaba nomama emuzini wabo, manje ngiyabangwa izidalwa ngicela izeluleko zokuthi ngenze njani, or even a book so I can read from, how do I order and get to see you, I'm in Durban.

  • @okuhlentshangase660
    @okuhlentshangase660 2 ปีที่แล้ว

    Mpunga yesintu,mfoka Mbanjwa...ngiphuphe iINyoka enkulu emfishane,eyisibhexeza nje ,empofu...ngisiszempunga yesintu,isho ukuthini lento?ngicela ungilamulele

  • @andilecliffordmdima8834
    @andilecliffordmdima8834 2 ปีที่แล้ว

    Sicela usenzele video esichazelayo ukuthi umuzi suwubika kanjani ngezi Mbuzi ezingaki.... Senze njani if I khaya elidala lingasekho Siyacela Mpunga???

  • @thabogonya3988
    @thabogonya3988 2 ปีที่แล้ว

    Mpunga awubuye umeme uDokotela Mnyadi phela kuhlalwe phansi kudingidwe indaba yesintu nibabili kwichannel yakho

  • @bamphikabamazi3265
    @bamphikabamazi3265 2 ปีที่แล้ว

    What do you do if they ask you to do something and you say but they don't give you money to do it

    • @mthobisimntungwa6744
      @mthobisimntungwa6744 ปีที่แล้ว

      pho esani isingisi ubuza ngento yesintu?

    • @bamphikabamazi3265
      @bamphikabamazi3265 ปีที่แล้ว

      @@mthobisimntungwa6744 ooh isizulu is not my first language i can hear it and speak there and there but reading and writing is a problem. Im based in Mpumalanga province i speak Xitsonga as my primary language so i used English because i thought maybe the healer didn't know it.

  • @ntombifakude8409
    @ntombifakude8409 2 ปีที่แล้ว

    Makhosi muntu omdala ngicela ukubuza ukuthi mawuyi ngane yomalume uba automatically or kunomsebenzi okumele wenziwe ukuthi ube wakhona ko Malume na?

    • @mbalindelu9295
      @mbalindelu9295 2 ปีที่แล้ว

      Mekuthiwa uyingane yak omalume kusuke kushiwo kuthi umawakho ukuzalele ngaphandle komshado, meaning uzalelwe komalume. You will always be ingane yakomalume because of the connection yenkaba between you and your mother, ngisho ngathiwa usibiza isbongo sikababa wakho. Kodwa into ebalulekile kuthi muzala ingane, kumele yenzelwe mbeleko ibikwe emathongweni

  • @sandilesibusisomoloi5170
    @sandilesibusisomoloi5170 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona Mpunga, Ngicela ukuphuma esihlokweni ngifake isicelo se video. Ngicela usicazele ukuthi singakwazi yini ukuthenga umuzi onamathuna qede, ngokuvumelana nalowomdeni Induna neNkosi yendawo, siwathuthe lawo mathuna siyowabeka kwenye indawo? Iziphi izinto ekufanele zenziwe uma lokhu esifisa ukwenza kwenzeka? Ngokwenkolo ngiyiNazaretha laseBuhleni ngiseThempelini Endlelenhle PMB abagcotshwa uMshumayeli uPhungula noMkhokheli uNdlovu.