Namenzela Umsebenzi Kanti Akekho Emndenini KwelaMathongo

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 15 ก.ย. 2024
  • Kwenziwa kanjani Uma kunjena bakwethu

ความคิดเห็น • 16

  • @knuz6117
    @knuz6117 3 ปีที่แล้ว

    Siyabonga buti ukusiluleka ngesintu

  • @MLUDATV
    @MLUDATV 3 ปีที่แล้ว +3

    Aw impunga bengingazi ukuthi uphinde ube ngumsakazi big up broo

    • @buyimthembu3095
      @buyimthembu3095 3 ปีที่แล้ว

      Uyagezwa yini umuntu owafa ngokugwazwa ngezinkuku na ngicela ukubuza Mpunga Yesintu?

  • @zengezile
    @zengezile 3 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga Mpunga....., manje Kusho kutsi ncono singawenti umsebenti kwanhlobo sivele siyekele ngoba bonke baningi emndenini vele bahambe bangcolile abakamukeleki ethongweni

  • @siyandavilakazi1036
    @siyandavilakazi1036 3 ปีที่แล้ว +1

    Syabonga Mpunga Yesintu,umsebenzi omuhle mawusimame.

  • @xolanindlovu8980
    @xolanindlovu8980 3 ปีที่แล้ว

    Kwenziwa yini ukuthi wenzele abadala umsebenzi, kodwa kungabikhona into ekhombisayo ukuthi kukhona okwenziwe njengokuphupha nje

  • @xoliendlovu8363
    @xoliendlovu8363 3 ปีที่แล้ว +1

    Kwi mpunga yesintu, anoke nikhulume ngengane okuthiwa inobizo kunezikhwama okumele iyozilanda emanzini, akekho oyoythwasisa iyozingenela yona emanzi, nimbuke umtwana egula ehlupheka naseskoleni ningaz nenzenjani ningabazali

  • @thokozanimtshali3778
    @thokozanimtshali3778 2 ปีที่แล้ว

    Ew!!,yayojule kakhulu inkulumo yakho Mpunga Yesintu, ngikuzwile konke osivezele khona; bengicela ukucaciseleka ekutheni emva kokuthi sesiyenzile inhlambuluko ngendlela efanele futhi yamukeleka, sibe sesenza njani emva kwalokho, sengibuzela mayelana nomsebenzi lona ebekade sesiwenzile kanti lowo esimenzelayo akekho emndenini, ngabe siwenza kabusha ngoba manje sesiyazi ukuthi sesimlungisele ukuze amukeleke kwalamathongo, noma lomsebenzi usuzomukeleka manje ngoba sesimlungisele obekwenza angangeni emndenini yize sawenza kusekhona okwakumele sidlule kukho kuqala.

  • @xolileduze3882
    @xolileduze3882 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga Yesintu kushanyelwa kwenzenjani, uma kunomuntu ohambele endlini kukhona yini isidingo sokuhlambulula ikhaya

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 3 ปีที่แล้ว

    Washaya mnewethu siyabonga kakhulu

  • @mchunuzenzele8193
    @mchunuzenzele8193 3 ปีที่แล้ว

    Kunjalo nje sbonge kakhulu🤝

  • @mbhekenimathebula7973
    @mbhekenimathebula7973 3 ปีที่แล้ว

    Umuntu owayelapha kubalulekile yini ukuthi abekiswe phansi isikhwama anduba enzelwe umsebenzi

  • @musatembe4981
    @musatembe4981 3 ปีที่แล้ว

    Mnewethu Mpunga yesintu phambili

  • @thommasilo9145
    @thommasilo9145 3 ปีที่แล้ว

    Mpungayesuntu umswane, negazi, nenyongo lokhu ebekugezwa ngayo umuntu obevalwa amanxeba ngaphandle komuzi, kwenzinjani? Kufakwa naye ethuneni noma kugqitshwa ngaphandle komuzi?

  • @seipatticlericeofficial9112
    @seipatticlericeofficial9112 3 ปีที่แล้ว

    Mpunga ,uyakwazi ukufaka iThonga ekhaya usebenzisa izinkukhu?