Siyabonga Ntando boy, uThixo ungumafunga angajiki, umabengath akekho kanti ukhona, umaFohla! The Respecor of His word, uyalihlonipha iZwi lakhe uThixo! 😥God bless you my brother ❤
Ngaze nga happy ukubona uNtando esephilile, l also prayed for a successful operation. Thank you so much South Africans inkinga yomuntu niyayithatha niyenze eyenu nisukume kubonakale. Doctor owenze i operation bewungewedwa besekufike iNkosi yamakhosi engehlulwa yilutho, siyabonga kakhulu nabo bonke abo doctor nama nurse ngomsebenzi omuhle. God never fails ❤❤❤❤ ❤❤❤
King you never stop putting GOD first in everything siyabonga mft and Thuleleni , uncle, and the Doctor as well and of course South Africans citizens who prayed for this young man …GOD REIGNS AMEN 🙏
Dr nkosi siyaku Saluter🎉🎉#Lavarna Hospital Ladysmith My Home town, Nabobonke abafaka Isandla ukusiza Ntando Sibonge imkhuleko iyathwala Ntando frm day 1 kwaze kwaba semaphethelweni. Izwi lithi uma nicela egameni lami ngiyakunenzela..Jehovah wayizwa imithandazo konke kwa qontshwa.Kwafezeka All the Best Ntando❤❤
O Nkosi yami uNkulunkulu muhle ngasosonke isikhathi ngithanda ukubonga uKing noDrNkosi kanye nomalume ngomsebenzi eniwenzile kuNtando God bless you Dr Nkosi and King ❤
Umkhuleko unamandla bafethu nomangabe isiphisimo siyadlula. Nawe King amandla ophiwewona awenzile umsebenzi. U Nkulunkulu anibusise bafethu ne SA yonke. Salute🙏
Thuleleni TV 🙏🙏🙏🙏🙏 bhuti Mdu Nkulunkulu akuvikele nelitsimba lakho.King Bhaka inkosi ikugcine uphile uchubeke usite bantfu.Dr Nkosi u deserve all the bells.Malume well done frm now u ngubabe ku Ntando.
Honestly, the support you got from that hospital was amazing. I have been following since the beginning, and yes, the journey was not easy at all, but you kept very strong. South Africa is amazing when it comes to unity.thank you, Thuleleni TV, awesome team, and the rest of the guys who played a role in saving this man's life. You definitely deserved this second chance to life.
Kodwa ubhaka singamgxeka nje ngoba singabantu kodwa uyabathanda Abantu futh uyabalwela so uP king bhaka hlezi usho uthi wena uhlale useka Abantu uqinisile 🥰🥰🥰✌️
Siyakubongela Ntando. Ndibonge u King , Thuleleni , m Malume nabo bonke abathe bafaka isandla. Kuthe kanti u Jesu uyakubona xa usoloko ulila njalo, Waze wasabela . Siyakubongela ndodana
If South Africa can have more programe like Thuleleni and Dr Nkosi who are willing to help our fello South African .South Africa can change to be a better Country.I Thank you guys big up
Siyabonga Ntando boy, uThixo ungumafunga angajiki, umabengath akekho kanti ukhona, umaFohla! The Respecor of His word, uyalihlonipha iZwi lakhe uThixo! 😥God bless you my brother ❤
King salute my brother 🙏Thuleleni salute bhuti Mdu🙏Malume salute🙏Dr Nkosi 🙏🙏🙏 u Jehovah akukhulise kakhulu emqondweni🙏🙏🙏
Ay uNkulunkulu usebenza emfihlakalweni,ngiyaqala nokuzwa inyanga ibeka uNkulunkulu phambile.syabonga baba Mkhwanazi nethimba lakho le Thuleleni,engaty uNkulunkulu enganipha amandla okuqhuba lomsebenzi omuhle kangaka.syabonga siyi South Africa ❤
Ibeka unkulunkulu wayo phela owasebumnyameni . Angithi vele leyanto yayifakwe ngabasebumnyameni .
Siyabonga shuwa inkosi ibusise umfana wasinda kulobunzima ayebhekane nawo. Amen Amen 🙏 🙌 ❤
Yey nam ngelang le oparation ngavuka ngakhulela ngabiza unyazi ngakhala ngangine stress nkosyam kwath thiwa se ryt yey nkosi❤
Eish this guy got a golden voice Ntando🎉
Ungamkhohlwa umalume wakho Ntando uyakthanda kakhulu nathi syakuthanda Ntando Phola ntwana uqhubeke nempilo unkulunkulu unawe kodwa syalikhumbula ne Rasta lethu eldala umuhle Ntando syakuthanda kakhulu 🤝❤❤
Love uMalume down! Ave elungile shame. Ntando phola mfowethu
Chaaa ngyaqala ukubona inyanga eneqiniso kanje🙏🙏🙏🙏impela sibusisiwe esouth Africa
Okokuqala sibonga Unkulunkulu emuhle,umdali wakho konke,Thuleleni,King,Malume,Nkosi dokotela nethimba lakhe,
Umphakathi wonke jikelele,siyabonga ,Ntando ungokhethiweyo nguNkulunkulu , akugcine kuze kube naphakade ,Amen .
Ngaze nga happy ukubona uNtando esephilile, l also prayed for a successful operation. Thank you so much South Africans inkinga yomuntu niyayithatha niyenze eyenu nisukume kubonakale. Doctor owenze i operation bewungewedwa besekufike iNkosi yamakhosi engehlulwa yilutho, siyabonga kakhulu nabo bonke abo doctor nama nurse ngomsebenzi omuhle.
God never fails ❤❤❤❤
❤❤❤
King you never stop putting GOD first in everything siyabonga mft and Thuleleni , uncle, and the Doctor as well and of course South Africans citizens who prayed for this young man …GOD REIGNS AMEN 🙏
Wosiyane waze wakhuluma kahle bakifh syabonga Thuleleni ❤️❤️
Bhuti Mdu salute 👏 🙌 🙏 Ntando syabonga umuhle mkhwenyana wami❤ phola my boy😊
Muhle ujehova ngezikhathi zonke uyiqhawe Dr Nkosi 🤛💯
Siyabonga Thuleleni,king Ntando ndiyakubongela bhuti sayabonga south Africa Dr Nkosi yabonga bafethu
Syabonga kakhulu unkulunkulu ngamandla nesibindi aniphesona bantabami okungenzeki kubantu kuyena kyenzeka king MDU uncle inkosi inibusise
I salute u King Bhaka ! Your words r great n give Hope n Faith in the presence of God our Father . Amen
God is good all the time masimudumise zonke nsuku amen
Hayi bo Salute king Bhaka lethimba leThuleleni syabonga kakhulu. Malume ka Ntango syabonga ngo sekelo lwakho lango thando onalo.King Bhaka ngyafisa ukukubona wena ungumlomo ongakhulumi Manga Njalo iqiniso lamandla onawo Mina ngyakuvuma mfoka makhandakhanda uyinkunzi ngyakuhlonipha kakhulu
Isonake lesisizwe esadalwa uThixo esinothando nubuntu,kwande South Africa ❤❤❤❤❤
Waze wakuthwala uthixo Ntando, nethongo lakho nabo bonk abafake isandla ujehova anibusise King Bhaka unkulunkulu waze wamthemba wazikhombis ukuthi uyisiqalo nesiphetho👏🏻👏🏻👏🏻👏🏻
King bhaka thuleleni malume bhuti mdu doctors nkosi ninonke kodwa kakhulu king bhaka wena uqophe umlando lento ibingawe udokotela bengeke bamubeke cala nguwena king bhaka ade bazothi unamanga uthwele ngomfana kodwa ukwenzile kwabonakala salute king bhaka ake usisize ngalezinyanga zamanga ngoba hhayi ngesi kheshi ngoba abantu sebadliwa kakhulu mawuyo kwenzi operations vele kuba njalo king bhaka uwena uwenze umlando unkulunkulu ukhona unamandla siyabonga king bhaka nonke nje ngobuqhawe bakho ungumelaphi futhi ungumthandazi king bhaka...siyabonga nonke ngokubambisana kwenu .ingathi abantu abanjengawe abasskho eish ingathi ungagcineka emuseni kajehova wonke umuntu unomsebenzi wakhe odokotela bayasebenza umsebenzi wabo kodwake king star ..kings bhaka nonke abaseke lomjita
Thank you Thuleleni Mr Shabane
King Bhaka South Africa
Siyambonga umalume ukuba ehle enyuka naye umfana kusukela ekuqaleni, emcoselele engakhathali, sibonge ooMdu, SA yonke, bonke abalaphi abazamile, abazalwane kuthandazwa kufastiwe nbelanga ehamba umfana eyohlinzwa, Dr Nkosi yhoo uThixo wakho uyamangalisa. UKing Blake yho siyabonga!Siyambonga uThixo owenze konke kwaphumelela kuNtando. Thank u SA God will bless u in Jesus name!
Umalume ntando is ur really father bro don't forget about him u uncle ya mdu u are the best king u my king siya bonga 🙏🙏🙏🙏🙏🙏👑👑👑👑
Dr nkosi siyaku Saluter🎉🎉#Lavarna Hospital Ladysmith My Home town, Nabobonke abafaka Isandla ukusiza Ntando
Sibonge imkhuleko iyathwala Ntando frm day 1 kwaze kwaba semaphethelweni. Izwi lithi uma nicela egameni lami ngiyakunenzela..Jehovah wayizwa imithandazo konke kwa qontshwa.Kwafezeka All the Best Ntando❤❤
God is good all the time qhubekela phambili buti Ntando nempilo yakho i wish you all the besttttttt🎉🎉🎉🎉🙏🙏🙏
O Nkosi yami uNkulunkulu muhle ngasosonke isikhathi ngithanda ukubonga uKing noDrNkosi kanye nomalume ngomsebenzi eniwenzile kuNtando God bless you Dr Nkosi and King ❤
Syabonga 🎉🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤king ukuzidela ngempilo kantando kwalunga bakithi sbonga uveli nqangi
Umkhuleko unamandla bafethu nomangabe isiphisimo siyadlula. Nawe King amandla ophiwewona awenzile umsebenzi. U Nkulunkulu anibusise bafethu ne SA yonke. Salute🙏
Spirit of ubuntu salute unity is number one sbonge ma Africa amahle
Udumo olukaJehova umphathi wezimpilo zethu,kwaphela nje
Siyabonga mnini mandla onke ngempilo kaNtando God is good all the time🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🫂
Nkulunkulu wezimanga syabonga kubobonke ababewusizo kuNtando🙌🙌🙌🙌🙌
Malume waqaquleka bandla namhlanje ujabulile Siyabonga kubo na bonke abafake isandla Hei Bhaka Mfwethu impela uyisithunywa wena sasemazulwini sibonile amandla engenelela esimweni somfan…Big up waze waneqiniso siyabonga…Mduduzi Mfwethu izandla zidlula ikhanda🙏🙏🙏
King Bhaka uyinkosi, uyindoda mna eastern cape ndyakuvuma baba
Bhuti mdu malume syabonga inkoc anibusise
Hhayi Gcugcwa siyakunika uphaphe legwalagwala umnqwazo ngiyakuthulela ngbonge nokuthi uGeja lakusuporter uyasiphilisa loyababa uyayenza into engelutho ibe utho ngisho iGeja lababa uSembaso salute king🙏🙏
Syakthanda kakhulu Ntando uNkulunkulu Abe nawe🙏🙏❤️
Sidinga amadoda anjengani e SA🙏🕯️uma kungabanjiswana kanje emhlabeni,u Jehovah angasphumelelisa🙏🙏
IM AFIRST TO COMMNT PUPUPU🎉🎉🎉sbonge bhut Md❤❤urayza🎉🎉 god bless sbonga ukuth usuncono we Njomane❤❤ Bhebhe🎉🎉
Amen God bless you all, we thank you Lord
Thuleleni TV 🙏🙏🙏🙏🙏 bhuti Mdu Nkulunkulu akuvikele nelitsimba lakho.King Bhaka inkosi ikugcine uphile uchubeke usite bantfu.Dr Nkosi u deserve all the bells.Malume well done frm now u ngubabe ku Ntando.
NTANDO BOYFRIEND KAZWELONKE😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Siyabonga malume ,king ,thuleleni,and doctor Nkosi 🙏🙏🙏🙏🤝
Honestly, the support you got from that hospital was amazing. I have been following since the beginning, and yes, the journey was not easy at all, but you kept very strong. South Africa is amazing when it comes to unity.thank you, Thuleleni TV, awesome team, and the rest of the guys who played a role in saving this man's life.
You definitely deserved this second chance to life.
THULELENI NTANDO MALUME SOUTH AFRICA🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
UJehova mkhulu unamandla ngamandla akhe sinoNtando namhlanje Glory toGod
king of kings ur the best, ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤nendlela ogcoke ngayo bro🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Ukubambisana kuhle siyabonga kakhulu ,Bhaka wethu unogwaja obhajwa ayikhulule ngikuthembile King
Siyabonga kumuntu wonke especially Dr Nkosi,Thuleleni,King & Malume kuye wonke umuntu bakithi,Ntando uNkulunkulu abenawe mfowethu!
Uyazi indaba kaNtando ingenza ngibone wonke umuntu eqakathekile ehamben lwempilo , siyabonga umusa nalabo bonke unkulunkulu abasebenzise ngendlela eyisimanga empilweni kaNtando,isijike indatshana kukanti ibiyinsinda lendaba
Kodwa ubhaka singamgxeka nje ngoba singabantu kodwa uyabathanda Abantu futh uyabalwela so uP king bhaka hlezi usho uthi wena uhlale useka Abantu uqinisile 🥰🥰🥰✌️
Tikizana syabonga ngokubhalela iThuleleni ukuze kusizakale ingane yakamakhelwane syabonga Kubo bonke abenesandla ekusizakaleni kukaNtando sibonga imithandazo izwe lonke syabonga kuJehova ongasilahlanga ngempilo kaNtando uJehova syabonga ngokusebenzisa uDr Nkosi 🙌🙌
Ey Jehovah syabonga ubukhulu bakho amandla nenhlakanipho owayipha uDr Nkosi syabadinga odokotela abanjengawe Mphazima neThulelen yonke udumo luyakuJehovah ohlale esisekela njalo🙌
King bhaka syabonga bhuti siwabonile amandla akho uJehovah akubusise. ❤❤
syabonga King iqiniso lakho nesbindi sakho wama eqinisweni no Malume no Shamase Dr Nkosi nethimba lakho syazi kwakungelula neze utshelwa nokuthi uzofa mawuya esbhedlela sbonge nomphakathi wase Mnambithi syabonga Dr Nkosi ngezwi linamandla akukho okungenzeki kuye 🙏
Yey mina ngyabonga bengqala ukhulekela umuntu umuntu engingamazi kanje👏🏼👏🏼👏🏼❤️😊
Siyabonga King Bhaka siyabonga Thuleleni nakini noke South Afrika🙏🙏
Unkulunkulu uyaphila ngiyalibabaza igama lakhe❤❤❤ Unkulunkulu aze anibusise nonkeeee enilekelele uNtando,uze ungamlibali uthixo Ntando wena ungokhethiweyo phakathi kwabantu base south africa
King Bhaka❤.Nami ngacale ngakuzonda kodwa manje,..😂
Siyabonga ku Thuleleni Akwande Mkwanazi nabo bonke abafake isandla nawe Mkhulu Mziba khala imali nawe My king nabo dkt bakithi ngibonga no Malume nezithunywa ezihambe no mfana kule indlela siyabonga Akwande isandla phezulu kwesinye 👋👋👋
Thuleleni siyanuthanda kakhulu no Ntando ne family ne Lavener hospital Dr ne staff as a whole. Ne King
❤❤❤… siyabonga sijabulile yize sikhala ngenxa yenjabulo. uNtando simfisela all the best. He is a humble guy hoping nefuture yakhe i bright ❤
King kukhulu ophathiswe kona ongaboniyo ,siyabonga amandla othweswe wona ,umcathulise uNtando kukhulu okozozuzwa thnx kuBra Mdu / Dr Nkosi Nomalume nestaff sonke sase Hosp , ngithi nje uvuthiwe King 🦾🙏
❤❤❤❤ siyabonga king my crash sbonge bhudi MDU
Halala Ntando neziphath Mandla Zonke ebeziyngxenye Nkulnkul mkhulu👏👏👏🎊🎉 anibusise kwande ningaphel Mandla niqhubek nokusiza iSizwe sethu
Malume bhut Mdu King Bhaka Dr Nkosi ai abamazwi awekho kodwa unkulunkulu angeke avumi ngani yhoo ngiyakhula kumanje "aibo iyaqala kwenzeka lento"halala🎉🎉❤❤❤❤
Yaz saz sabusiswa ngob I generation ekwazi ukumemez uThixo nethongo kwenzek umehluko..sinenhlanhla abanye bethu abadingi ngish ukuyothwasa ngoba esihamba nabo bazithwasisel bona izizukulwane zabo👏🏻 engath singaqubek sifund ukulala... Umsebenzi wenu uyancomeka bhuti Ntando umdumise njalo uthixo nethongo lakh
Ujehova uyimpendulo yakho konke siyabonga ukubona bonke abasize untando❤❤❤❤❤😊😊ujehova amuvikele njalo
Ntando u are so brave and strong unkulunkulu mkhulu syabonga Thuleleni ne south Africa yonke
Siyabonga kuNkulunkulu was'Ekuphakameni ngoba Noma kungenziwani Uma indlela engekho yena kuyo ayilungi.siyambongela uNtando sengathi nomsebenzi engawuthola ukuze aphile
God bless you my King, Thuleleni, Uncle thanks
😭😭😭😭💔eiii umkhulu ongaphezukwethu ❤❤❤❤ufanelwe udumo ngamandla nangeqiniso🙌🙌🙌
Wow this must go into Guinness Book of Records medically
Malume umkhulu baba uthando olubonisa u Thando
Okungenzeki ebantwini kuye kuyenzeka amen 🙏 🙌
U Jehovah akasdeli,unamacebo amahle ngathi,uyabaletha abantu abazosilekelela empilweni,u Jehovah anibusise nonke enavuma u Jehovah anisebenzise🙏🕯️
❤❤❤❤❤ khuphuka lapho mfo ka nzama ❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉
Siyakubongela
Ntando. Ndibonge u
King ,
Thuleleni , m
Malume nabo bonke abathe bafaka isandla. Kuthe kanti u Jesu uyakubona xa usoloko ulila njalo, Waze wasabela . Siyakubongela ndodana
King Bhaka uyinkunzi♥️🙏🙏
King Bhaka i salute you😊Doctor Nkosi you are the best❤Thank you Thuleleni Tv keep on helping our people❤.
God z really really amazing ,kuhle ukubona uphola Ntanto , siyabonga
Sonke kwakunzima sasizilile Sonke kwakumuncu into esayijabula uNtando esePoster🙌🥰
U Nkulunkulu ukhona fth uyasebenza.. Syabonga kubo bonke abafake isandla kuNtando🙏💃💃
Siyambonga ongabonwa obonwa ngezenzo.Malibongwe.
UNtando ukuzethemba sekunyukele ku 100% siyabonga Jehova,❤🎉
Akekho onje ngawe Nkosi ya Makhosi indlela zakho ziphakeme 🙏🎉🎉
Unity is the power 👏👏👏👏👏❤❤❤🤝🙏🙏🙏🙏🤗
Aw laze lacweja ijongo selisuse irastar 🤝 lavuka lalisha
Bhuti MDU uNkulunkulu akwandisele izinsuku zokuphila usimele siyi South Africa ngifisa izngane zakho zifunde kuwena uthi noma usuthatha umhlalaphansi ziqhubeke la ugcinekhona 🎉👑🏆🇿🇦🙏
King Bhaka akungithengele i kota bo😅😅 the hand that gives is blessed king Bhaka
Syabonga kubo bonke abasize uNtando kungumusa kaJehova lokho nokukhombisa ukuthi u khona konke kwenzeka phansi kwesandla sakhe, lokhu ngikukhunjuzwa u king ngoba uyamazi ukuthi ukhona u UNkulunkulu, Malume, Thuleleni UNkulunkulu iyibusise le show yakho ikhule ngendlela osebenza ngayo Bhuti uphiwe lento Umdali ukuphi le yona and uyisebenzisa ngendlela, syabonga abantu abanje ngani e South Africa UNkulunkulu anibusise ngempilo engaphezi niphumelele kukho konke inikufisayo empilweni 🙏🙏🙏🙏
Ujehova anandisele team Thuleleni yonke no Dr nabo bonke ababenesandla Ngithi nje kwande syabonga
Mina ngiyabonga kuntando akazange acabange ukuthi abantu bazothin abanye bayafihla ngenkinga zabo umuntu ancamele ukuthi lesosifo esimpethe size smthathe ethuli uyiqhawe ntando sibonga uthulelen sibonga king nomalume unkulunkulu abenani ♥️♥️♥️
Syakubongela ntando kufanele ungamkhohlwa ujehova mkhulu ebusweni ngiphinde ngibongele uDr Nkosi ahlale enjalo ngibongele nabobonke abanye ❤❤🙏🙏
Siyabonga thuleleni,malume,nawe king❤️🔥❤️🔥
Thuleleni TV King Baka Malume Dr Nkosi South Africa siyabonga kunina nonke enafaka isandla esimeni sikaNtando unkulunkulu anibusise 🙏🙏🙏🙏🎉🎉🎉🎉
Siyabonga nkosi ngokusinda kikaNtando umkhulu jesu
Nkulunkulu wokhokho👏🏻👏🏻👏🏻
Siyaphinda siyabonga kakhulu ku king nawe Baba unkulunkulu anenzele konke enikufisayo 🙏
I feel for uMdu ngoba Hai khona kwakungelula shem but unkulunkulu always on our side 🥺
If South Africa can have more programe like Thuleleni and Dr Nkosi who are willing to help our fello South African .South Africa can change to be a better Country.I Thank you guys big up