This is a very sad story 😢 😢 I truly respect n salute this woman 4 standing by this man's side even in this situation....she is indeed a special lady ❤️ ❤️
Ibuhlungu lento kodwa ke mina angikholelwa eyinyangeni zangihlela imali zangisika unyawo zacishe zaluqeda esbhedlela bathi Yi cancer mele ngiqgashunwe unyawo ngasizwa omunye ubaba wangithatha wangisa zcc ikhona lapho engaphola khona imfethu nginhasho nje kuyena ukuthi ashone ngona enganaki abantu uzophola
Heyi we buti Mduduzi, joooo🙄 the stories you are bringing to your channel are so scary 😳🤯 ,this channel deserves more funds to run ,it brings awareness to the universe my heart is touched by your works and to all men and women let's try to be extra careful when coming to relationship,to you my brother may God have mercy on you and your family be healed in the name of Jesus Christ
Kungani kungaqhakambiswa ukuthi lobhuti unesifo somdlavuza? Next time isimo esinjena msakazi mhlambe ubize nodokotela ukuze bafundise ngamasymptoms to look for kuseearly. This is is heartbreaking ukuthi lobhuti is convinced ukuthi ulunjiwe. This reminds me of early AIDS epidemic, abantu bethi akusiyo baloyiwe..Thank you for a great show bhuti❤
This woman is so strong yooh😢. Sebeyincosana abanjengaye. May God give you strength & more blessings ❤. You deserve all the good things coming your way.
Iqiniso ngane yami. Mina ngashiywa umyeni wami ngina 29 years. I'm 50 years today, I love my husband enough no more 29 to 50 years, I'm proud for myself I live life for my daughter,
Uyabona uma kuthiwakune imbokodo uyiyo sisi wami may the good Lord keep you safe and protect the both of you, salute you deserve an award for your bravery
Thanks but Ithis woman is out of this world she's a God sent Waze wanenhlanla ubuti ngathi unkulukulu angaba gcina auyenze nemihlolo yakhe aphole lobutithen aba busise ngomshado this true love story
Abantu besilisa abezwa shem, hlezi befuna ukubona ngamehlo. Thing is, you'll never know when ubufebe will be end of you. Ngeke ufune ukuhamba uzwa wonke ukudla la ngaphandle ngoba uthi le chicken esendlini isiyabhora, lizoba linye ilanga la uzodla inyama ebolile ezoqeda impilo yakho.
Forget ilumbo,This gentleman has Penile cancer.. Everything that he has described are symptoms of that particular cancer..Hope it's not too late for chemotherapy.😔
@nkululekoshabalala9080 When you speak of cancer you should be aware it metastasis through the bloodstream or lymphatic system. . What he's describing is completely different and needs a long term catheterisation
@mphomkhalipi6537 That's definitely Penile cancer and he did explain that it has spread to other lymph nodes.A long term urinary catheter won't be a solution here..
Women please don't be so cruel whatever someone did to you. If you know ukuthi uthiyiwe don't be involved with someone's child. Bhuti only God can help you. Call upon His Name
This is so sad I can't even watch until the end my eyes are full of tears😢Unkulunkulu ukhona bhuti wam just hang in there God is in control uzosizakala😢💔💔😥
Mina ngatshelwa umngani enganginaye Cape Town was Mozambique ukuthi bayacushwa bona abayeni babo abavumelekile ukuqoma la. Ubuti nje walithola khona ilumbo leli akujiki
I pray to the almighty God who is the only healer of all wounds be it spiritual, emotional or physical... May he remember u and heal u by his tribes on Jesus name Amen.
I về been searching he suffered from cancer it’s called penile cancer Idla ipenis tissue bekumele bamsike Itoto kusaqala isale phezulu manje isizomudla ngaphakathi cos seyigcwele kakhulu but ngokwethemba ujehova mhlampe uzosizakala
Alisekho vele so, akaye esibhedlela anike odokotela ithuba lokumusiza, aphindeke on the side same ukulapha ngesintu. Hitting 2 birds with one stone is better than ukuhlala ulibale uthi ilumbo kanti sekuwumglavuze. Usangalaphela so don’t waste time bhuti
This is a very sad story 😢 😢 I truly respect n salute this woman 4 standing by this man's side even in this situation....she is indeed a special lady ❤️ ❤️
Ho fedile!
Ibuhlungu lento kodwa ke mina angikholelwa eyinyangeni zangihlela imali zangisika unyawo zacishe zaluqeda esbhedlela bathi Yi cancer mele ngiqgashunwe unyawo ngasizwa omunye ubaba wangithatha wangisa zcc ikhona lapho engaphola khona imfethu nginhasho nje kuyena ukuthi ashone ngona enganaki abantu uzophola
Heyi we buti Mduduzi, joooo🙄 the stories you are bringing to your channel are so scary 😳🤯 ,this channel deserves more funds to run ,it brings awareness to the universe my heart is touched by your works and to all men and women let's try to be extra careful when coming to relationship,to you my brother may God have mercy on you and your family be healed in the name of Jesus Christ
Khona Kunzima okwehlela le Channel
Amen
UShembe akuxolele akubusise uthethelelwe uzixolele nawe ukuze ukwazi ukuphila ithemba alilahlwa kuzolunga umthande umhloniphe umama wakwakho ebunzimeni unawe akakushiyanga tnx Mkhwanazi ngomusa nentliziyo enhle yokuthanda umsebenzi wakho omuhle uShembe akunike imoto nophethilom ozohamba ngayo ukusiza umhlaba oxakikekile busiseka ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉👋👋👋👋
Mbokodo!! ngikubethel'ihlombe👏👏👏👏unethando lamambala nesekelo lakho likhulu. Uzimu anenze kuhle, aphol'ubafo
Isandla phezu kwesinye👏👏
Ngicela i account ngise England ,from thwalume my home
Siyabonga ❤
Bengicela ukbuza ukth ungakwazi yini ukuxhumana naye umalume lo ogulayo ngo WhatsaApp wakhe ukuze akusendele ngawo I account yakhe
Kungani kungaqhakambiswa ukuthi lobhuti unesifo somdlavuza? Next time isimo esinjena msakazi mhlambe ubize nodokotela ukuze bafundise ngamasymptoms to look for kuseearly. This is is heartbreaking ukuthi lobhuti is convinced ukuthi ulunjiwe. This reminds me of early AIDS epidemic, abantu bethi akusiyo baloyiwe..Thank you for a great show bhuti❤
Ushukuthi kungenzeka yicancer lena
@ Kunjalo mangibezwisisa kahle. Mhlambe badinga I counselling ezobaseka .
Kungezeka yiyo buka ngoba ukube wasika ngabe sewaphola.Kwalosisi ngeke afike nasizo ngoba induku iphelile ngisho angatholakala
This woman is so strong yooh😢. Sebeyincosana abanjengaye. May God give you strength & more blessings ❤. You deserve all the good things coming your way.
Iqiniso ngane yami. Mina ngashiywa umyeni wami ngina 29 years. I'm 50 years today, I love my husband enough no more 29 to 50 years, I'm proud for myself I live life for my daughter,
❤❤ngkuthandela kty wakhetha mtanakho
Syabonga dadewethu Ubuntu bakho,sengathi angalapheka ubhuti bakithi kwaze kwazwela kimi
Ubhuti uzwakala ngisho ekhuluma ukuthi izinhlungu zingaphezu kokwenza unkulunkulu sengathi angakukhumbula uthole usizo MAMA UBE IMBOKODO INKOSI IKUGÇINE NJALO
Shuuu!!! Ma bethi ucancer kumele avume lisuswe the longer he refuses more damage happens. Uyakuthi masekefuna ukuyenza kuyobe sekulate. I'm sorry son. Ngasebenza esbhedlela sabelungu ngikubonile loko kumaBhunu. Vuma ngane kami bakususe. Kukhona abazakukwenza. Ma because ibele ma linqunyiwe uyanikezwa fake boob angaze abonakale ukuthi akanako
Wow my sister i salute you father God will bless you😮❤
Yoooh cc syabonga emsebenzini wakho nkulunkulu akubusise ngalento oyenza kubhuti akwandele bani lento oyenzile luv u my sister ❤
Jehovah kwaze kwanzima emhlabeni kulezinsuku😢😢😢
💪💪💪💪 God bless ntombazane wakhuliswa kahle unkulunkulu akubusise cc❤
May the Lord heal you Bhuti.
UNkulunkulu usezwilwe bhuti 🙏
😭😭😭😭😭 ngaze ngathinteka emoyeni wami jehova veza icebo asizakale umuntu wakho
Eish ses yikho kuthi ngingedwa endlini ncono ngoba kube nginomuntu bezathi ngiyahlamyà lokhu ngizisulile izinyembezi 💔😭😭
@@ThembeniAletta-cw8vosame here😢
Phephisa mfethu kuzolunga
Sowuzame konke mtakaBaba kodwa angikuzwa ukhuluma ngoMdali, ake uzame yena ke manje ngiyakucela. Kunomama Matekoane simazi la ku youtube❤
Kodwa Jehova 😢😢kwazekwabuhlungu uNkulunkulu engath angangenelela uluthole usizo🙏🙏
😭.... Kwaze kwanzima 🙏
Uyabona uma kuthiwakune imbokodo uyiyo sisi wami may the good Lord keep you safe and protect the both of you, salute you deserve an award for your bravery
Thanks but Ithis woman is out of this world she's a God sent Waze wanenhlanla ubuti ngathi unkulukulu angaba gcina auyenze nemihlolo yakhe aphole lobutithen aba busise ngomshado this true love story
Waze wanenhliziyo enhle cc, UNkulunkulu akubusise❤️
Yooooh! Sisi this lady is in a strugle xem. Ngihlezi ngimutshela ukuthi ay cha u strong xem. Lento yehlula abaningi.
Ohh Nkosi yami Jehova ulithemba lethu sonke lekelela Nkosi yami siyakudinga ezimweni ezinje kubuhlungu kuyazwela ngathi ungabangcono bhuti wami 🎉
Ubhuti if ewadinga maphilisi eznhlungu nawokulala cela angazise zomupha Trepiline, Carbamazepine, Tramadol, Ibrufen ,Panado ngyazazi mf2 iznhlungu ezingalawuleki singahlangana Mega City nazomthuma
Vela King Bhaka mfethu vela themba le Country
Wee
God bless you sisi ohleli nalensizwa engathi engaluthola usizo ubhuti
Hawu umama omuhle kanjena nkosi yam edibane nento enzima kanjena awu inkosi ikubusise mama kodwa nidinga sengathi nabafwethu kunga hlanganiswa amasentshana nkosi nisizakale kulenhlekelele nkulunkulu abusise abomsamariya nkosi yam
Taxi owners please cone forward,niyamaz umsebenzi wena ngiyacela nisize bandla,okuncane nje kungasiza kakhulu.Ibuhlungu lento yalobhuti😢😢😢😢😢😢
Weeehh izinja kabi labo bantu abanamsebenzi
Yooo kunzima siyakukhulekisa ujehova abenawe usikale 🙏🙏
Abantu besilisa abezwa shem, hlezi befuna ukubona ngamehlo. Thing is, you'll never know when ubufebe will be end of you. Ngeke ufune ukuhamba uzwa wonke ukudla la ngaphandle ngoba uthi le chicken esendlini isiyabhora, lizoba linye ilanga la uzodla inyama ebolile ezoqeda impilo yakho.
Ngikhuza lezizangoma ezinikaze labantu abaloyintombi zethu mungaganiwe phuma kula masimba intimbi iqoma noma wubani emthandayo
You have nothing to lose give your life to Jesus He is able
Akuyona i cancer but you are a living testimony this is a curse
Please contact me you will thank me after
How he can contact you ?, please can you drop your tens so that he will try to get you with a phone, this guy is my uncle
Esh yaz ngihlulekil ukzibamba ngyaqala ukukhaliswa i story kanje ey kubhlungu shembe
Isitori esibuhlungu ukudlula zonke engake ngasizwa ngo 2024
Haibo sisi sicela uvele ubhuti asizakale😢😢😢
OKUBUHLUNGU ABANYE OMAMA BASUKE BENGAZI UKUTHI BATHIYIWE AND ABANYE BAYAFIHLA UKUTHI BASHADILE
Mara kodwa ingabe amadoda ayabona yini ukuthi abantu besfazane benzanani.
Ngaze ngamuzwela nkosiyami lobhuti
Forget ilumbo,This gentleman has Penile cancer.. Everything that he has described are symptoms of that particular cancer..Hope it's not too late for chemotherapy.😔
Eish what you are saying is possible. If not too late, penile transplant is no longer possible and if it is, it's very expensive. Life is hard
True I just googled that disease…Let’s hope he find help
@nkululekoshabalala9080 When you speak of cancer you should be aware it metastasis through the bloodstream or lymphatic system. . What he's describing is completely different and needs a long term catheterisation
@mphomkhalipi6537 That's definitely Penile cancer and he did explain that it has spread to other lymph nodes.A long term urinary catheter won't be a solution here..
I golide ne silver anginayo mina but in the name of Jesus ngithi stand up and walk
Mhh Nkosiyami kwaze kwanzima uThixo ambusise ucc losaqhubeka nokuthanda ubhuti noma esekulesisimo😢😢😢
Women please don't be so cruel whatever someone did to you. If you know ukuthi uthiyiwe don't be involved with someone's child. Bhuti only God can help you. Call upon His Name
Many women are not aware ukuth bacushiwe🤦♂️
Inkinga awukwazi ukubona mangicabanga ukthi ucushiwe
Sengathi idimoni lobufebe lingakeliyekwe umuntu aneliswe anakho alungise anakho futhi ayeke kfuna okngasikhona okwakhe kyacaca kuth ucansi lisazozkhipha izdumbu
True
@sfundothabani5540 thats another thing. True....many men do this to even their girlfriends. Kubuhlungu
King Bhaka vela please my king izwe liyakudinga themba lami elesekwa uNkulunkulu❤
Weeee loyo ukhonkotha kphela eyii🚮
Kodwa oksalayo uyasiza noma ungathi uyakhonkhotha
Beautiful, honest, caring and loving woman
Ei izinto abantu abadlula kuzona ziyasabisa Nkosi yami, mina sengisaba nokwenza ucansi ngoba yeyyyyy abantu bayaganga la ngaphandle usaba ngisho umuntu uhlala naye endlini, losisi alala naye wayecushiwe nje
Nawe bhuti mduduzi udinga icounselling mfethu kuningi osekwehlele kuwe ayiiii
Eish kabuhlungu bhuti kwabuhlungu yaz ubhuti wam wayenenkinga ethi aifane nalena eyakho kwakukubi ivuza isikeka lapho ishisa bhe kodwa salwa lwatholakala usizo uryt manje thina sise Shepstone yena walashwa ngokwesintu I wish you well
This is painful, I can't imagine the pain this man is going through
❤Ai Thuleleni TV, indaba enisilethela zona ziyethusa. Nisibonisa izwe ngelinye iso
Bhuti uMdu,uMdali akuphe amandla mfw2,uze ungadinwa ukunceda abantu abadinga uncedo..
Angithi kubhuti loyo sengathi angaluthola uncedo.
This is so sad I can't even watch until the end my eyes are full of tears😢Unkulunkulu ukhona bhuti wam just hang in there God is in control uzosizakala😢💔💔😥
Mina ngatshelwa umngani enganginaye Cape Town was Mozambique ukuthi bayacushwa bona abayeni babo abavumelekile ukuqoma la. Ubuti nje walithola khona ilumbo leli akujiki
Eish😮😮😢
God knew why He warned us in the bible about sexual immorality, my brother it is well
Ngicela uthathe Mina we boet Mdu vele ufana nobaba womntanan engangimthandan kungavele kube ngath kubuye yena okukaboet hlamp ngingath akake azame u King Bhaka hope angamsiza
Uzophathwa ngama kidneys baba . Ukuphuza a lot of medication is dangerous
Nkosiyami siyabonga THULELENI sibonge usisi lo osizayo siyabonga kakhulu
Ngyamqalekisa losathane owaye mudriver ethi akazidakise kuze bengamxoshi...nanabo nje utshwala ngyabqalekisa Koda ngyabuphuza
This is so sad. May God heal you brother
I pray to the almighty God who is the only healer of all wounds be it spiritual, emotional or physical... May he remember u and heal u by his tribes on Jesus name Amen.
Inkinga mkhwanazi uthando aluboni ngoba uyabona locc umshiyendlini wayoganga but still usami naye anobe niyabona bantu besilisa ukuthi lodlala ngaye uyena okusizayo uhleli ngothando noma umphambili ungasekho
Ngaze ngamzwela ubhuti nkosyam hey kodwa angalahli ithemba uNkulunkulu ukhona
Kazi ukube umfazi lo ogulayo lendoda ngabe ibizokwenza lokhu akwenzile yin ngobufebe bayo shidi man madoda
Waze wanobuntu Ushembe Unyazi Lwezulu akubusise abandile abantu abaphila njengawe nginifisela usizo oluphuthumayo ungumuntu wesfazane onesbindi nokubekezela nonothando 💔💔💔💔😢😢😢
Kuyakhomba ukuthi umama unemimoya ngempela uma ekwazi ukubekezelela umuntu okulesi simo
Uyindoda emadodeni ndoda ka Thixo khohlwa ngabantu mfowethu elendoda alihlekwa kusemhlabeni lapha kusakusa. Ntombazane siyakubonga sesi kakhulu kukhona okuhle nkosi uNkulunkulu akubekele kona.
Mama nobaba sendicela ningene ekamireni niguqe ngedolo nicele kusomandla athathe indawo yakhe selilide elixesha ugula makenze ngentando yakhe ukwenzela nomama alile axole ,ewe kabuhlungu kona kodwa kuzodlula
Siyambhonga lumama olenhliziyo enhle kangaka sengathi inkosi ingamupha mandla abafazi balenzi nsuku abami bayabaleka kusimo esinje nkulunkulu amgcine
How do we donate we have a wheelchair e khaya that no one is using please anyone respond
Saze sabhlungu istory sababa,izinhlungu lezo ezimphethe angikaze ngiyzwe into enje,nalokucuphana ukuthakatha kwaphela okbani ubona ubuntu bakho budleka 😢😩🤦ngaze ngabuhlungu emoyen ingqondo ikhubazekile 😢😢😢😢enye into le
UNkulunkulu akubusise dadewethu abusise nabantwan bakho akuphe konke okufisayo empilwen yakho yoooh
Iyoooh yaze yabuhlungu into iyoooh mfwethu ngiyazwelana nawe kakhulu abangakwazi ukusiza mabavele u mfwethu asizakale kuthiwa umuntu ungumuntu ngabantu
Sicela izinyanga zinganiki noma ubani ilumbo siyacela South africa I lumbo alifakwe emtwini oseshadile or oganile
Siyabonga Dade wuthu ubuntu bakho wuyimbokodwa
Lona umama oneqiniso othandweni lomkhwenyana wakhe uyazimela izifungo azithathayo ukuthi ekujabuleni nasosizini siyobambisana inkosi izomsiza ekubeni siyofa silahlane
🩸🩸🩸ay yabona lento yokuzwa ngoDokotela ukuthi uphethwe yin angsathembi lutho, mina ngake ngagula ngahamba odokotela bathi ababoni ukuthi inkinga ikuphi omunye wathi icancer kanti Ngibulawa iDliso, ngavuleka amehlo after sengiphalazile nalokho kugula kwaphela Same time
Into enkinga abalaphi bendabuko mebezama ukujusiza abasho bazame ngani khona mingasebenzanga uzokwazi ukutshela lona omunye oya kuyena ukuthi lokho sekwahluleka. Ungahamba unyanga ezu 10 sikwenza into eyodwa. Abaningi kuba sengathi baya experiment ngawe😔
I về been searching he suffered from cancer it’s called penile cancer Idla ipenis tissue bekumele bamsike Itoto kusaqala isale phezulu manje isizomudla ngaphakathi cos seyigcwele kakhulu but ngokwethemba ujehova mhlampe uzosizakala
Alisekho vele so, akaye esibhedlela anike odokotela ithuba lokumusiza, aphindeke on the side same ukulapha ngesintu. Hitting 2 birds with one stone is better than ukuhlala ulibale uthi ilumbo kanti sekuwumglavuze. Usangalaphela so don’t waste time bhuti
I fully agree with you
This is cancer
Mina eyami indoda yasizakala esibhedlela wasizakala kodwa saqala ngabantu besintu azange asizakale kodwa isibhendlela samsiza balisika ipipi lakhe umdlavuzs lona uyaphila akasenakinga manje ngihleli naye enjalo akusizi ukubalekela ikinga sinezingane ezu 3ngishadile naye ubhuti ukube wavuma ukuthi bamsize ngabe uyaphila kahle nje selingasekho ipipi lakhe kunobuhlungu abuzwayo manje nase dodeni yami kwala kanje ngabona ukuthi ayikho idlela angasizakalangayo ukuthi baliqume ipipi lakhe
Hmmm manje uhlez anisajabulisani nje? How do you cope as a couple?
Amadoda awananzelele ezikhathini zamanje kunzima kwamanje akusafani nakudala obaba bethu babejola nje kungena nkinga kangako kodwa kwamanje kunzima phandle kudingeka amadoda ahlakaniphayo 😢kubuhlungu lokhu kakhulu 😢😢sengathi angaphola lobaba
Akho kuhlakanipha la,kunzima every1 is in danger
Ngaze ngakuzwela bhuti wami ubunzima obhekene nabo ngeke ubufanise nalutho. Sengathi ungalithola usizo😢😢
Yoh! Itotolozi liyinkinga coz alilungiseki
@philani4593 kwaze kwanzima kusho umuzi wakhe ngeke salungseka injabulo yakhe iphelile kodwa nkos ngenelela🙏😢
@@ZolaNombika uphelile nje coz alisekho lonke itotolozi
Nkosi yami yaze yanzima nkinga ka bhuti a sethembe uzolithola usizo 💔💔💔😭😭
Yabuhlungu into umchamo uyasebenza impela uma umuntu ecushiwe inkinga sekunesikhathi ngasekhay babekhona obacishiwe uma bengakuphuzisanga umchamo wawushona kdwa uma bekuphuzisile wawungabi nankinga
Nkabi yami qina uzoba ryt inkosi ibe nawe bhuti nocc siyabonga ukubelezela kwakhe okwath angaqhubeka abakulahli Jehovah anibophe ngebhande likamoya oyingcwele
Mjolo real pandemic buka nje bafo kuthi unjani....walala nomuntu ocushiwe watching from Chicago help him Thuleleni l know u're the best much ❤
Kungenzeka ucc wacushwa ekhaya isoka lakhe ukuth walala nj agule lo azolala naye banomuth strong ke vele ngalè
Bafethu istori sikaBhuti singifikisela Ngenyembezi ngoba noMfana kaBhuti wami naye kwenzekanjena naye waqunywa singazi naye ehlala khona eThekwini esfihlele naye intoto yaqunywa😭😭😭😭💔kodwa waGcina eshonile😭😭😭naye wayese dapper kusho ukuthi leliLumbo elaseThekwini wayehlala kwaMashu yoh😢
😢😢
This is so painful but I salute imbhokodo. Cc God will reward you one day 😢
Bonke abake balala nabantu bangaphandle kunjena kubona noma ungu wesifazane zikhala ngokufana emvuni koku hlukana..vele abantu bokuhamba angeke badalule imfihlo yabo.Mfo ngizwelana nawe uNkulunkulu abenawe.
Aisch kwaze kwabuhlungu 💔 Ngomusa kaNkulunkulu uzophola 🙏
Kanti isithunzi San Velez ngoba kuyaphuthuma aibo
Only God who can help my dear brother
Awu!!!🤨 njengoba inyama enyameni imnandi kangaka,Awu!!! ngifunde isifundo namhlanje Cha!!! Ngeke kunzima...uphole Mfw2
😂😂😂😂😂
Sengathi uNkulunkulu was'Ekuphakameni engakusiza akulamulele kulempi obhekene nayo....
Mmm kwaze kwanzima kulomhlaba ngathi ungathola usizo 😢😢
It's so sad to see someone struggling like this lord please have mercy
King bhaka sesithembe wena vela wuwe ku phela ozosiza
Abavele abanye basize wenzile naye umfethu abayibambe nabanye bengathuli
Bayaphela abantu ngelumbo kanti kwenzakalani ezweni
Nkosiyami mhlawumbe iwona ngempela umdlavuza
Nami ngisola wona. Penile cancer is normally caused by an STD called HPV which later becomes cancer. I think abaqala bamhlole kahle kuqala
Kwame kwabuhlungu nkosi yam uShembe akukhumbule boutique wam
Ayii ngifunde okuningi namhlanje kubalulekile ukuthandana lomuntu oyedwa kunze wanzi ukuthi inkinga iqamumuka kuphi...