Mina ngiyilosisi bengizoyeka ukulandela lelicala bengizobeka ithemba lonke ku Jesu ngimtshele yena ukuthi angilwele ngoba there's nothing impossible with God. U Nkulunkulu uyakuphendulela uma ukhala kuye, ubeke lonke ithemba kuye.Uma uhleli emthunzini ka Somandla akukho okukwehlelayo.
uThixo mkhulu nedlozi lakho likujongile thy a strong keep on praying ndithand lento u a strong worse 6 bullets nasentloko hayi cc ngiyakuvuma ustrongo dlozi en God a together praise the Lord. wena landela le case abanjwe lomfo hez cruel
Yhooo udlule ebunzimeni obukhulu ezandleni zomuntu obungena naye engutjeni..My sister you are a living testimony you are saved to testify how God works and to help others❤❤❤Thank Christ never forget him there he's alive..people are most dangerous animals
Hawu kodwa bakithi uGod uyangenelela cc ,ungamkhohlwa uNkulunkulu cc ngezikhathi zonke awusimdanga ngoba uhlakaniphile kodwa yingoba ungakakuqedi akulethele kona emhlabeni God gives you more strength for your family.
Yaz you make me blv ukuthi uNkulu-Nkulu uyakwazi ukthatha umphefumlo womuntu awugcine kudlule that situation .. then akugcwalise ngamandla Hlala e church mem wamnkele uyesu njengomsindisi wakho🙏🙏🙏 Amen.
Yoo ngane yabantu yaze yabuhlungu into yakho kodwa ke ngibonga impilo uThixo uma engakafuni ngomuntu wakhe ngeke ahlulwe Philadelphia mntakababa bonge ne family e supportive kuwena mama Dali ngane yakho iyaphila isikhohlakali besithi siqedile ngayo
Ngiyawasaba amandla Ka Jesu Krestu malibongwe leligama sisi kwangathi ungakhula uphile eside iskhathi wena ubufakazi bokuthi uNkulunkulu ukhona futhi uyasithanda
35:08 iNsurance ngisebenza ngayo to nominate a beneficiary kudingeka amagama nesbongo nedate of birth or ID number kuphela akudingeki ngisho iCopy,icacile le wayeyokuCover sisi🤞🤞
How is this programme helping this case😢 this family should use Twitter. All relevant departments will attend to this case. Twitter is relentless and would make this case is investigated and the culprit will face the wrath. Sorry babe...may God keep you safe❤
Yooh kunzima kulomhlaba esiphila kuwona and usisi akekho safe at all. By the time edubulekile akalalanga ubuthongo usisi kodwa wayequlekile because of gun shot wounds. I'm feeling very sorry for usisi akaphephile nhlobo. Kunzima nokhuluma ngaloludaba.
Wow,God is amazing,God rescued you my dear sister.This is great testimony indeed.Yhoo...God is merciful.Ukugcinile cc esandleni somusa ngempela.He is the God of justice.trust Him,He will fight for you girl.
Yabona siswam uNkulunkulu ungamngabazi ukhona umbonile evela kweyakho impilo,izindawo emzimbeni odutshulwe kuzona kwakumele uphelele endaweni yesigameko kodwa wanqaba uNkulunkulu nawe,nokulala nje kuse ekseni wopha wakwazi nokutotoba uzame ukuphindela ekhaya uNkulunkulu unamandla uyaphila you are a testimony 🙌🙌🙌😭😭😭😭😭
🙏🙏🙏
Lomuntu ubethi uzofa athole imàli ñgawe
God his great yaz
@@THANDEKAMohapi kakhulu mfowethu🤞🤞🤞
😢
My sister siyambonga ujehova wasinda nkunzima kakhulu.ngo 18 mash 2023 kwadutshulwa umfowethi inhlavu eyodwa.eclemont washona.wena waphila ngeziwu 6 siyambonga u Nkulunkulu ngawe uphill Sisi isikhathi eside.
What a testimony umkhulu ngempela ongakithi
Ey jehova uyababazeka ungusmangaliso igama lakho. Imisebenzi yakho iyathobisa siyabonga baba Amen.
Unalo cc idlozi abantu abadutshulwa ekhanda bayashona 😢
Umshwalense sisi akukho obubulawela khona la...Khululeka mama konke kuzolunga wasinda ngenhloso ngeke kugcine leso sikhohlakali sendoda. Akukho zinyane lemvubu ladliwa zingwenya kwacweba isiziba. Intombi enhle kangaka
Usazomgcina uJehova
Wena you must for this because i think your man use muthi for this case so please pray to God every day for this man to be arrested
True
Mbonge Jehova mphefumulo wami yabona lomhlabeleli othi nami angaz ngiphunyuke kanjani nami mangele wasinda kanjani uyakufuna Jehova cc 😢😢
Uxolo Cc!kakhulu lont'umhle!indalo sokuz'abenalakha!lunja!yomgodoyi. 🙏✌🏿🤦🏾♂️
Kmele wenze Iprotection order njengoba esanga phandle sis awuphephile
Yaze yaliphoxa igama lamadoda lendoda iyisilwane uqobo
Ujehova ube muhle empilweni yakho sisi umbonge njalo🤞🤞🙏🙏🙏❤❤❤🤗
Akaboshwe akujiki waze waba nobulwane mfana,sengathi angabolela ejele
UJehova namadlozi akini banawe cc Amen
Unkulunkulu nezidalwa zakho zinawe🙏 strong sisi hlezi muntu abulawa inhlamvu yodwa wena uphila kwenzingaka wembethwe ngeke bekwenzeluntu okajehova wena
Hey ungasho uliphinde Sisi ngicabange into efanayo😢😢
Ngaske aphakame ucc alandele indaba yesidalwa zake kuba simembete and kukhulu abambekele kona
Did she say she believes in dead people or you just being forward
Mina ngiyilosisi bengizoyeka ukulandela lelicala bengizobeka ithemba lonke ku Jesu ngimtshele yena ukuthi angilwele ngoba there's nothing impossible with God. U Nkulunkulu uyakuphendulela uma ukhala kuye, ubeke lonke ithemba kuye.Uma uhleli emthunzini ka Somandla akukho okukwehlelayo.
South Africa leyo cc no justice in our country no police department ngaze ngaphatheka kabi
Awu mkhaya wami,ngithinte mhlampe kukhona esingakwenza ngalento nami ngingowase Msinga
Lomlisa wasebenzisa inumber yomuntu ngoba enenhloso yokukubulala ukuze kube engathi wathola icall wafonelwa waphuma wadutshulwa, luckly wena wangayifonela back cz babehlose ukuthi Uma Ufa ubufakazi bungatholakali.
Nd waplan kahle ngoba ukwazile futhi ukuthi aye kohlawula ingane, cz kwakufanele ukuthi Uma ulimala akubheke esbhedlela okukhombisa ukuthi akanacala. Nokuthi
Dr ekudlulisela phambili kwakuyicebo laGod ngoba babezobuya bakuqedele labantu.
Kodwa phephisa cc, umvundla zowunqanda phambili, akukho qili lazikhotha emhlane
God angel,sbonge Okhokho bakho.❤❤
❤
Nokuthi athi akeze namafoni hayi ifoni amafoni, eyakhe wayengasafuni ithinteke manje yonke lento izisho yona
Usile ubaba Ezi wahlela kahle konke koda Jehova emuhle wanqaba sisi uthandiwe emazulwini angiwazi umusa onjena ungasiki emthandazweni ❤
Yinja lendoda sathane
Ngaze ngathuka lapho Thixo ngisahamba I physiotherapy,ukuthandu muntu ukuthembu muntu 😢😢😢 Jehovah uxolo ccwami ngaze ngasaba 😢😢😢😢❤❤❤❤
Uyabathwal abakhe umkhulu ongsbonwa🙏🙏🙌❤
Hawu kodwa ma ka Ezi. Cha mkhulu uSimakade kanye ne dlozi lakho. Yaze yakhohlakala indoda bantu.
❤❤❤❤Maka ezi umuhle ustrong cc wam i wish usizakale umthembe njalo ujehova ngempilo yakho ngizwa ubuhlungu makuthinteka indawo yakithi eBergville❤❤❤❤❤
Ibuhlungu indaba yakho cc,kodwa ke MFIHLAKALO wakulwela ubaba womntwana wakho iningingi imali ayezoyithola ngokufa kwakho,kahle kahle akayona indoda uyi SKHOHLAKALI ebesivala ngo thando,sbonga nje impilo yakho mntaka Thixo
uThixo mkhulu nedlozi lakho likujongile thy a strong keep on praying ndithand lento u a strong worse 6 bullets nasentloko hayi cc ngiyakuvuma ustrongo dlozi en God a together praise the Lord. wena landela le case abanjwe lomfo hez cruel
Yhooo udlule ebunzimeni obukhulu ezandleni zomuntu obungena naye engutjeni..My sister you are a living testimony you are saved to testify how God works and to help others❤❤❤Thank Christ never forget him there he's alive..people are most dangerous animals
Hawu kodwa bakithi uGod uyangenelela cc ,ungamkhohlwa uNkulunkulu cc ngezikhathi zonke awusimdanga ngoba uhlakaniphile kodwa yingoba ungakakuqedi akulethele kona emhlabeni God gives you more strength for your family.
Lt Gen Mkwanazi. Lt Gen Mkwanazi 😢kunini ngikubiza
Phephisa cc wam uNkulunkulu emuhle uzoba right sijeze leswane sendoda......ustrong kakhulu cc futhi umuhle ❤❤❤❤❤❤❤❤
God is great, obvious ama insurance
Yaz you make me blv ukuthi uNkulu-Nkulu uyakwazi ukthatha umphefumlo womuntu awugcine kudlule that situation .. then akugcwalise ngamandla
Hlala e church mem wamnkele uyesu njengomsindisi wakho🙏🙏🙏 Amen.
Jehova uyamgcina oWakhe
Congrats cc❤️🙌🏼🙌🏼🤗
Mina ngibonga kuthi nje usaphila ubusathane obungaka ukwenze I cover yezigidi bekacabanga kuthi uzothula kodwa ngelinye ilanga ugazi lizokhuluma amadlozi wakho waba nawe stay strong
Yoh izikhohlakali ziningi lelizwe lesibhamu ngaze ngababaza ..ngiyambonga uThixo ngakwenze kuwe ngeculo elithi thula Moya wami ulalele uJesu ngithi dudu ntombenhle ❤
God is great all the time
Ngeke ngilalele nje sisi thatha mina ngizokuvikela kulelibhubesi noma kanjani ngise mooi river
Mkhulu ongabonwayo mbonge uNkulunkulu nedlozi lakho ungayeki ukhuleka sthandwa sami unamanlda amangalisayo uthixo sibonge bhuti Mdu nethimba lakho🙏♥️
Expose him bangaze bamqome abasaqoma. NoNdlovu udinga ukuphenywa. Siyabonga wasinda usisi, uNkulunkulu mkhulu ngempela.
Waze wamuhle Maka Ezi❤
...
Phephisa dadewethu kunzima emhlaben. Thuleleni siyabonga umsebenz omkhulu kangaka
Hay uThixo unawe dadewetthu....kmele ngabe washona noma kthiwe awukho ryt mentally❤❤❤
Untold stories of mzansi, sengathi ungaluthola usizo Nkosazane
Mkhulu ongabonwa kuqinisiwe makuthiwa Uma singekafiki isikhathi
Mbonge cc uMkulunkulu namanyange akuni eso sikhohlakali marine e Jele
Yoo ngane yabantu yaze yabuhlungu into yakho kodwa ke ngibonga impilo uThixo uma engakafuni ngomuntu wakhe ngeke ahlulwe Philadelphia mntakababa bonge ne family e supportive kuwena mama Dali ngane yakho iyaphila isikhohlakali besithi siqedile ngayo
Kodwa jesu ndodani le engaze udubule umfazi uyinja lobaba 😢😢
Igwala lendoda yinja ebifuna ukubulalisa umfazi😢
Cabanga 6 bullets umuntu eza kuwena ngoba ekuthembile 💔💔💔
Umkhavile kuma policy. Izimanga zase South Africa 😮😮😮😮😮😮
😮
Nawo amaphoyisa adizelwa, I am done nge South Africa.
Kuyafana ngoba wayengasoze ayifumane lomali yeinsurance ngoba Abantu be insurance abayikhuphi imali xa umntu efe ngemurder @@Ronaldo1777messi10
God is great
Ngiyawasaba amandla Ka Jesu Krestu malibongwe leligama sisi kwangathi ungakhula uphile eside iskhathi wena ubufakazi bokuthi uNkulunkulu ukhona futhi uyasithanda
Eish cc kwaze kwabuhlungu, kodwa ufelani dadewethu. Simbonge uNkulunkulu ngokuthi akusindise. Mthathe ngokweqiniso umenze owakho uJesu. Muhle futhi uthembekile.
Waze wabola lomfana, uphole Sis. asethembe uzosizakala
Justice must be strong now you are at the right place and they will help you
strong woman I salute u sisi
Phephisa Thembeka God is with you keep on praying kwaze kwabuhlungu you look strong but inside you r not
Yooh,I'm speechless
Umuhle kodwa sisi uzobhedelwa udoti wendoda ukuba bengizokubona bengizokunika izinto ezithile ubezozibulala yena noma bamdubule engenze lutho noma.ashayiswe imoto kuphele ngaye ukubhedelwa umuntu wakesinye.isibongo iudoti lowo akasho ngani mangasakufuni nihlukane
God will protect you sis wami, sengathi abenzi bokubi bengajeza
Shuthi Naye undlovu uhlangene nendoda yakho uyisigebengu undlovu usethengiwe ukhohlakele Ndlovu ndini💔💔💔😭😭😭
Usekhokhile
Anjalo amaphoyisa ase Bergville ayakhokhelwa ngingamangsla uma lingaqhubeka lelicala
Vel kuya caca Ndlovu naye fumbathisiwe ngaze ngamenyanya nagamaz 😢fisa labenzi bobubi fisa boshwa Fike ziba ndlwengule qede ziba gwaze lengane yangakithi ngabe thbeka sinde kanjn 😢 nkulunkulu wakho uyakuthanda kakhul 🙏🙏🙏😭cel ngamngabazi
Jesu jesu ukhona yini uyabona ilizwe liphela..yebo khona umphunyukisile. Syabonga uphefemulo.leyona yifuna wena jesu ngenelela kubi😢😢😢
You're a living testimony ccwam God loves you so much loo babakaEzi must b found abolele ejele inga uThixo angamphi kuphumla ade aboshwe
Sibonge impilo ngane uJehova nawe nezinyanya zakini mkhulu ongabonwa ngamehlo uhlale kujehova ungasuku kuye sibonga impilo ngane yami ❤❤❤
Hawuu cc kanti ugilwa wumuntu wakithi kwaNgcobo hawuu ayngeke lomgulukudu ufuzekuphi
Thuleleni wabantu inkosi inibusise nonke ❤🙌
Ey nkosiyam 🙏
Amaphoyisa ayathengwa Nami ngadutshulwa emsebenzini ngo 2007 kodwa namanje akukaze kuboshwe muntu kodwa abantu bayaziwa south Africa kunzima
35:08 iNsurance ngisebenza ngayo to nominate a beneficiary kudingeka amagama nesbongo nedate of birth or ID number kuphela akudingeki ngisho iCopy,icacile le wayeyokuCover sisi🤞🤞
Ey cc wasinda sekulotshiwe umdumise njalo UNkulunkulu
How is this programme helping this case😢 this family should use Twitter. All relevant departments will attend to this case. Twitter is relentless and would make this case is investigated and the culprit will face the wrath. Sorry babe...may God keep you safe❤
If recommending Twitter,are you undermining Thuleleni?
It will help,, trust them
Yazi awzwakali muntu wabantu..uthini?kube uvele wangasholutho
Yooh kunzima kulomhlaba esiphila kuwona and usisi akekho safe at all. By the time edubulekile akalalanga ubuthongo usisi kodwa wayequlekile because of gun shot wounds. I'm feeling very sorry for usisi akaphephile nhlobo. Kunzima nokhuluma ngaloludaba.
Heartbreaking 💔 😢
This is the most painful story of GBV cha amandoda don't want us shame, kodwa hayi god is good
They is ample evidence this case can be brought to court using his Mobile phone GPS and the accomplice’s to successfully prosecute.
Xolo cc kwaze kwabuhlungu
Phephisa cc sibonga umphefumulo❤
Waze wamuhle cc ne afro yakho yizo nje Lezi ezimbi ezikwehlele asibonge umphefumulo
Uyakuthanda UNkulunkulu sisi, I pray you find justice
God is good all the time pls cc hold on to God🙏🙏
Yazi kshuthi ngizwe kabi ke mina Noma mhlawumbe usis njebgoba walimala ikhanda ubuye akhohlwe amanye amagama,bengithi mhlawumbe uthe ekuqaleni mayephaphama wahamba ngoba wayesekhohliwe ukuthi wayehamba ngemoto,sethi waya emotweni eyobheka amafoni,
Cha lendoda unya olungaka kodwa nkosyami ngengane yabantu,uJehova unaye losis
Doesn't matter okusalayo uyazi kwenzekanti that day wabona and nathi syabona.
Muntu okaNkulunkulu baye bazitshele ukuthi umuntu ungowabo mkhulu ongabonwayo ngane yami engathi uThixo angakwenzela ubulungiswa bavalelwe labodoti iskhiye siphoso lwandle saze saphila kabuhlungu ezweni🙆♀️😭
Ehhene waphapham vele wahamb ngenyawo vel wefike ngento kodww esephaphama wakhohlw Moto yakhe
Ubuye wathi waya emotweni. Ekuqalen kodwa uthe wayesekhohliwe ukuthi ufikengemoto
Uthixo uyaphila umucabanga udlulekanjani ,usindekanja izihlavo ezingaka kodwa asinda ubonge ujehova cc uyaphila akavumanga unyawo lwak lushelele❤
Hmmm ngane yomuntu kwabuhlungu kakhulu okwakwehlela kwangaty unga healer no Jehovah aksize ukuze ukuthole ukuthula enhlizyweni yakho .kodwa nje u Jehovah wakuvikela wangafeli esigamekweni
Ei cc kumele umbonge u nkulunkulu nabakini abangasekho,6 bullets yonke ,I so wish kuthi ungasizakala kuze igwetshwe leyanja
Hhawu inonya leNdoda udubula umuntu othandana naye 6 bullets😢😢😢
Umawe ngane
AI ubhuti besu uvuthiwe mascwabisane wakhe akfake kuwona😢ebezothola indodla zemali ngawe..... ncese cc
Sisi masibonge umphefumulo kusho okuningi unkunkulu asabekele nkona amen
Wow,God is amazing,God rescued you my dear sister.This is great testimony indeed.Yhoo...God is merciful.Ukugcinile cc esandleni somusa ngempela.He is the God of justice.trust Him,He will fight for you girl.
Kwaze kwanzima..phephisa cc..The Lord will fight for you!!
Kwakhona nje ukuthi sewutsheliwe ukuthi umawengane usesbhedlela ungayi kuyombona kwakusolisa🤞🤞🤞
Yey kucacebha wayembulala ngempela waze wayinja lobhuti akaboshwe umgodoyi wangampela
Uqobo lomgoodoyi iinjaa😡
Saps,justice and NPA ,yibo aba problem ,kumacala amaningi
They accept bribery labo it's not about delivering fair or honest service its about making evil money ngamagazi abamsulwa😢😢
Amaphoyisa izinja izigebengu silimele esouth Africa singabhala izincwadi ngabo kumele ngabe bayasiphephisa kodwa sibulawa bebhekile kubuhlungu
LaThixo okusindise engozini udutyulwa usenguye ozokuneda abanjwe lobhova,,, sinawe emthandazweni❤
SouthAfrica 😢😢😢😢😢😢
Long life sisi, phephisa u had 2 go thru such pain.
Da fact he lied ngokuth ucine ukukhuluma naye ewumuntu ophuma emcimbini
Hay uNkulunkulu unawe ntombi,thandaza ungaphezi mabby❤
😢😢😢😢😢Nkosi hlala nathi baba.kwaze kwabuhlungu kimi.sorry kusisi.Unkulunkulu waba mkhulu futhi uyohleze emuhle njalo nje.I m crying right now
Ustrong dadewethu. Udutshulwe ezindaweni ezibucayi kodwa wakwazi ukusukuma uhambe futhi usakhumbula yonke into 😮😮
Ayiboshwe lenja usisi omuhle kanje eycamabhodwe ahlanzela abangenamabhodwe impela Sisi sikulindile ebathenjini❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
U baba wengane usebenzisa imithi abuye akhokhel amaphiyos nabaphathi
Ey buningi ubugebengu obenziwa kulelicala nkosyami phephisa cc uthixo akavumanga lempilo yakho syabonga nkosyami
Angisaqedanga story izinyembezi ziyaziphumela cc angazi ncono ngikhuleke cc kubuhlungu kodwa Unkulunkulu emkhulu masibonge
Hawu nkosyam sisi intlungu enjena kodwa wakusindisa Jehova, ngathi ingabolela ejele lenja😢
Saze saphoxeka singabase Ndwedwe /Verulam ncese cc phephisa 😢😢
Aw msindis aze akhohlakal amadoda esiwazalel abantwan,uthi uhlel nomunt kant ukucabangel into enzim kangak kahle kahl uhlose kut lengan ayzel ingabi namama jesu ezwen esilakhel ,phephisan cc nkulunkul uzob nani abashwe lomgulukudu ,ithuleleni izosebenz nginethemb ebambisene nonkulunkul lo omhlengile ucc kuma bullet angak
Uma uNkulunkulu engakavumumi ekekho ongavuma ,God loves you cc ungayeki ukumkhonza
Jehova yooo kwaze kwabuhlungu cc isikhathi sokumkhonza kubengathi uyaqala uSmakade sibonga impilo cc yoooo umuntu kanti unjani
Ngeke ukhohlwe sisi uphenduka umhlatshelo😭😭😭😭😭ongenzeka nasemndenini usebaqedile lobhuti ngoba efuna imali kumapolicy🤞🤞🤞🤞
Ngabe u Junior Thuleleni lo boy wama 🎧? Ngibona nifana😊
Thank God you are alive🙏
Sis wam ngolwazi oluncane enginalo umuntu uyaxoxa nephoyisa evuma icala kodwa iphoyisa alikwazi ukusebenzisa lokho, umthetho wase SA uthi kumele avume phambi kwemantshi.ingakho lalithi ungasho ngoba vele kuyize leze. Leyama state witness ngisola inkabi zakhe seziyamjikela okusho ukuthi umseshi uyawenza umsebenzi. Nemithi iyasebenza emacaleni, God will help you and get justice
Siyabonga bhuti Mdu uyasebenza koda bakithi ujehova abe nawe nganeyami
Wow kwaze kwabuhlungu