SIKHIPHA IZIMFIHLO | Indoda yakho yasale emgodini koZAMAZAMA simba igolide | S1 - EP 129
ฝัง
- เผยแพร่เมื่อ 13 พ.ค. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession - บันเทิง
Ya kubuhlungu ,yazi umsebenzi owenziwa u bladlife mkhulu kakhulu let us praise and full support this program ,it's really helpful
Siyabonga Sipho you have done it . Kunzima kodwa u have done the right
Eish saund like unesandla Spho kule game wna wabamba imali wabulala umfe2 Thixo andixolele unaso isandla kule game😢😢😢😢
Mzansi asifunde ukubonga kunokufaka umuntu Ocala.Yini Kini engcono kulokhu akwenzile noma athule aze ayofa.Cha ngeke Abantu baphinde bakhiphe izimfihlo ngenxa yenu Mzansi Africa.Cha......niyabagweba abntu Magento eningenasiqiniseko sayo😢😢😢
We SIPHO unamanga wamusaphi umngan wakho sipho 😢😢uyalazi iqiniso wena
Stofuza bathong u have traumatized this beautiful soul u carrying, am in tears right now. What Sipho shared is on another level. I really feel for both of them and may they find healing in time ....
Kwaze kwanzima nkosi yami awu ngosis esekhala. Kuvele kwakhala nami. Siyabonga Sipho ngokukhulma😢
Yey Sipho Ndoda syabonga for Telling the truth even though it hurts....siyakuxolela
Its been 14 years we've lost our brother there in illegal mines we never seen or layed him to rest...my those hustlers souls rest in peace😢💔
Into ebuhlungu kangaka ukuhlala ulinde umunt Kant akasophinde abuye😢😢😮
I'm Mosotho straight from Lesotho ubuti is telling the truth guys kukhona omunye owa wela khona emgodini sancwaba inhlabathi ngoba akatholakalanga
But they waz noo need to hide this, unless if you were involved my brother, kungenzeka wabamba imali ubafo lambulalela yona,, akuyona into yokufihlwa Lee ngendlela othi kwenzeka ngayo
Ngempela nje
Hau uyasho nje ukuthi kwakungewona umthetho ukuthi bayongena emgodini.wasesaba ukuthi bazoboshwa,ukube kwakuwuwe wawuzokwenzenjani awuzifake ezicathulweni zalobhut,asibonge ukuthi uselikhulumile iqiniso.
Ayii ayikho into efihlwayo masekunengozi amapiyisa awabophi muntu masekunesimo esikanjalo kasho iqiniso nje lomuntu 4 years yonke
Wabheda ukuthula lomjita ngoba manje sekusolakala ukuthi uyena owamdayisa beliphethe igolide kwabulawa yena yena wasala wanotha
Seriously there was no need of hiding this for all this year ...ubengaqamba namanga athi umngami wahamba ethi uya emgodini akangabuya that is where babengazama ngaleyondlela ukuyomkhipha not ukuthi athule yonke leminyaka ...or mybe umngani useyaphoka
Thanks my brother, people dont know what is ZAMAZAM, myself i know n understand the situation there
Yes izama zama inzima kakhulu usinda ngojehova
People are extremely judgemental, some comments are persecuting this Sipho guy. Come on good people!
Mina ngiyabonga ukuphumela obala❤
Ayi kodwa akukholakali kwakumele if kungeyena lobhuti onesandla asho emndenini 😢😢,mina ngibona kukhona indaba engale
Kukhona okushaya amanzi
Ngempela
Ngempela
Cha kanti kuyenzeka.. Hlezi evaleleka ama zama zama akusikho okokqala. Lama mines avalwa ngoba abelungu sebebonile ukuthi akusekho safe. Laba bese beyazingenela laba. Bafele khona. Njalo nje
@@bathandwandongeni8764 okubi ukuthula angasho emndenini , syazi ihlezi imigodi ibavalela
Ukukhuluma kuka sipho kunginika imibuzo eminingi ngosipho kodwa akusenani iqiniso laziwa uye usipho
Kanti akenzanga lutho khona ebesuthu besihlala nabo bebenza lomsebenzi kuyafiwa. Kusanda kusala omnye umfana kodwa badubula ngaphandle. Washiya ingane encane. Kunamaqembu and ngb bebebabili nje bekuvele kuyinkinga. Abantu bangaphandle yibo abaphethe imigodi
Ebengekasho useyapoka uthi akakhulume iqiniso
😢😢😢mmh what a sad story 2 hear but siyabonga bhuti ukuthi ugcine uhlambulukile cos I understand the situation that u explained about Obama Zama,everyone knows about it,may his soul rest in peace,@ least nilande umphefumulo akhe engathi uJesu angahamba Nani, kukhanye,nixole emphefumulweni yenu.U & the mother & children & yr families,u will be in my prayers.So so sad.Be strong & have Faith in God.😢😢
Thanx Buti for your bravery some people can judge but I upload your ornesty
Eish kunzima Phola CC Phola mntwanawasekhaya
Eish zama zama win or loose mo.gauteng 😢hle askies cc 💔
Kahleni guys, maku nguye uSipho kshuthi usazobuya lana cz uzopoka if uqamba amanga so uzobuya futh lana kwa Black life ezokhipha imfihlo
Unamanga sipho,u know the truth.one of my boyfriend friend wavhaleleka kodwa amaphoyisa afika.abangane bakhe hibo abamhkipha eseshonile.sikhuluma ngo mngani wakho owa hamba naye niyofuna umsebenzi.after 4 years uthi akasekho yo sipho
naye sipho usabela mpilo yakhe
Mina ngiyamkholwa,ubengeke azokhipha imfihlo engamanga and uyasho ukuthi Uma behluleka ukubakhipha baphelela khona lapho.maybe your boyfriend's friend yena waba nenhlanhla bakwazi ukumkhipha
Inzima lento noma ngabe ikhona indlela yokuyomumba bazooka kanjani ngoba akuyena yedwa owaphoseka lapho
syabonga buti umama naye usezoqhubeka nempilo ngoba manje ubehleli ethembeni
Im very grateful for Blaqlife tv because now people have found a platform or way rather to reveal their secrets safely and comfortably, many people find closer ,like this woman who didn't know that her husband had passed away 4yrs ago,now that she knowsthe truth, she can find a way to move on with her life because she is still young maybe find a job or get married again, this is sad man😔 please give her counselling. Big upps for that guy to have courage to finally tell her the truth about her husband. Stufuza you rock 👧
Mmmmm😢😢😢kodak Nani gys niyazenzel iymfihlo ezingenasdingo ngoba phela lent ayikho ngesandla sakho kwaku semsebenzin, yinto nje kwakumele ungene ngayo nje day 1 ufika ekhaya😢kunzima bt icala alikho phezu kwakho coz lento suzoyenza namhlanje kuyafana nomangab wayenza bfr alimale Kanye kudlule😢😭ayiii gyz ayiiii
Syabong bhuti umkhululile emoyen kwanawe uzikhululile awonanga uqaqe ifindo enhlizweni yakh nomfwenu zolala ngokuth ula laekhona sezohamb bhekephambili ngob ebelinde ukhulume kumkakhe nasemndenini syabong ubulungisw bakh nifihle mpahlazakhe emathuneni velumzimba akulula nuwuthole
Eish sibonga kutsi ukhone kubakhulula ngoba babasolo bagadze kutsi uyaphila 😭😭😭😭😭😭😭❤️
This is sad. Phephisa mama😢
Syabonga iqiniso 😭😭
Aniyeke uSipho bandla, umuntu mayeya lapha usuke azi ukuthi mawfele laphana usuke engekho ozoyotshela umndeni. Ubani ozofuna ukuyodonsa imnyaka ngenxa yokuthi wena usufele empini obubazi ubungozi bayo
Kufihlelwani ukufa? Waxoxela bani lendaba emva kwesigameko? Ikhona into engathi vram ngesistory. Wamshiya eGoli esebenza phi? Qala ukuva umntu ofihla ukufa kwetshomi yakhe kude kuphele 4 yrs pho?
Ha,a ubafo unesandla kule game gyz ngku utyiwa ngunembeza WY ezomane emsela izinto end ezolekelela ngomfihlo ha,a ha,a ikhona into engphaya ayifihlayo uspho.
Syabonga bhut iqiniso lakho khona ucc ezokhululeka
Labantu bezamazama bengozi even amaphoyisa ayasaba last bababhe ama boss akhona izindlozabo very houses nama asset amaningi
Kungenzeka useyampokela ubhuti umngani ufuna ukt atshele umndeni ukt kwenzekalani😢😢
Ay ayikho lonto izama zama win or loose
Exactly
You are brave man thank you Sipho
Syabonga bhuti kakhulu 😢😢
Bengeke azo khuluma kanti usakhuluma okungeyikho take as it is
Kwaz kwabuhlungu bakithi ngomakhonti big up brada Sipho this show is so helpful bakithi😢
Kumele kububhekwe impilo yakhe Sipho after sebuyile kuth eyakhe yabanjan ,cos ngokwam kunento ecashile engaleeh
Kwaba buhlungu mfana iminyaka emingaka 4 years ago isithumashi kakhulu ewe khona iqiniso ulikhuphile lona bt 😭
Siyabonga sipho ngokwenzile kodwa mina ngibona kungancono ukuyolanda umoya wakhe ngehlahla ngoba ngeke usakwazi ukuthol'amathambo akhe kubantu abaningi abashonela khona
Siyabonga ukuphumela obala kodwa kuzomele uhambe nosisi ayobona la indoda yakhe yasala khona kulandwe nomoya wakhe uzekhaya😢😢😢
Bakwethu,
Linjani nonke,hayi thina siyaphila ❤.
Niboke nihambe nonke kwa Shembe niyobonga impilo nemindeni angithi ninayo.
Ma Afrika Amahle Asibonge ❤❤
Aibo phela ushembe uwumuntu uma ufuna ukubonga impilo kumele uyibonge kumuntu owakupha yona uNkulunkulu Osipha impilo not omunye umuntu
Siyafana sonke phambi ka Nkulunkulu asidumiseni umdali we nsuku zonke nge gama le ndodana yakhe UJESU KRISTU oyiNkosi
Siyabonga bhuti ukukhulula Cc noma kubuhlungu nje😢
Inkulumo yakho ihamba ihambe iphambane Sipho ...... ekugcineni kuzomele ukhulume iqiniso eliyilona
Ey kwanzima syabonga bhuti nakuye usisi ngoku understander I hope abaphathi bezwe bayayibona lento abantu badinga umsebenzi bona balibelwe ukuklwebhana
Siyabonga bhuti noma kubuhlungu nje mmmm 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Inzima lento yo Zamazama ende bayaboshwa kuleyo ndawo kuyi risky cc akukho emthetheni Askis mtakababa u Nkulunkulu abenawe
Manje ngyadideka ucc mayethi wayesola ukuthi umyeni wakhe akafanga ngalendlela kwakuthiwa ufe ngayo,kanti futhi ucc wayazi ukuthi umyeni ushonile kuyikuthi indlela ashone ngayo ayengayazi,ay ngyadideka la
Fana nam ke Wena cz it's seems like usis ubesazi uba akaseko we r confused aba act Na sendalost
Bengichinga ukuti mhlambe angizwanga kuhle
Mybe wahamba wayihlola kwababonayo
Mhle nalo Stufuzah man💕💕💕
Yes Cc siyabonga ukwamukela plus inzima lebto yona sibonge Bhuti ukukhuluma plus kwakuzobanzima nakuwe ukukhuluma ngoba wabona konke kusenzeka
Syabonga mama ngokulalela uSipho kulesimo
Hamban ngesintu nifike nimbize nime khona kude
Iyonandlela engbona ingancono bese nincwaba izimpahla straight
Awu kwaze kwabuhlungu bo Sipho Siyabonga ngokuphumela obala
Sipho iqiniso laziwa nguwe kodwa khona that I picked up. Uthi wena ubunokufaka imali for ingani zamngani ngoba wazi isimo futhi uke wabavakashela ngama Easter wabona indlela usisi esensitive ngayo, ngalokho wakhetha ukungamtsheli ngomyeni. So nabonana ubuso nobuso ,Kodwa okungixakayo ikuthi usisi uma efonelwa yena ukuchaza as someone umyeni wakhe wayehlezi emxoxela ngawe not as someone that she has personally met njengoba wena ubeka udaba.
Kodwa you're the only one that knows the truth. Lestory has some holes.
Exactly kukona okungahlanga impela
Sipho akakhiphe I icinisa lonke angafihli lounge,there is something Sipho is hiding
Iyagejana lenkulumo unamanga u Sipho ekutheni ubebanakekela abazani nje nhlobo
Ey yazi stufuza musuthatha ifone ufona luvele lungishaye uvalo
Injalo into yamazamazama...hope she finds peace in knowing the truth
kwaze kwa nzima mina ngicela ukuthi abantu banikele ngabanakho khona u cc ezokwazi ukuhamba ayozidelisa naye akuphoqwe muntu lowo unakho lakho ibuhlungu lento 😢😢😢😢ngiyabonga
Cyabonga kakhulu Sipho ngokukhuluma iqiniso at least u sis useyalazi iqiniso Noma kunzima🙏🙏🙏
Abantu ukuthi bakhuluma abangakwazi n abangakaze bakubone.mina ngihlala erosetterville kunemigodi yamazazazama..siyasho isibhamu lapha babulala noma yini abesuthu.n umgodi uyawa siwuzwe even sisendlini n abantu bakhona laba abathengisela lamazamazama ukudla bazositshela ukuthi kusele 100 yabantu emigodini naphoyisa alisondeli liyabulawa lapha
Yes ibuhlungu khodwa kunqono ukwazisa inkosi kazi yakhe ukuze izingane zakhe nazo zazi ukuthi ubaba wazo uphelele kuphi
Syabonga ukukhiph iqiniso ngyayazi leyonto mhlamb mphefumulo wakhe zophumula ngokthula sibonge no blacklife
Akayekomnikelela eBuhleni acele indlela yokubuyisa umoya wakhe amngenise ikhaya,kuzolunga konke
Eish nkosiyami isono bakithi 😢 phephisa Sisi wabantu, sibonge Bhuti ngokugcina uphumele obala, yaze yabuhlungu lendaba shuuu😢
Umngan wakhe waphuma neGolide mese lo Sipho wakhona wambulala 🤞🏾
Uyahlanya wena mina ngyasazi is imoto salaphaya na
Ey waze wabeka Sthembile ngathi une sure yalento ofakaza ngayo😢
Khona kunento enukayo la
After 4yrs. uthule Sipho 😊😊😊
Isidingo besisakuphi coz wahluleka ukuba umngani oqotho ukhulume iqiniso
Kodwa only god knows 💔💔💔💔 waze wayizwisa ingane yabantu ubuhlungu 😭😢
Since you had no hand into this, why didn't you say anything to the his family? It wasn't your fault, and I don't see any reason to hide this from his family, or you have a hand into this, you know something
Ùsebenzile Sipho bekungenokuba lula ukuybika into kazamazama engekho mthethwrni kwaye baninzi abaphelela phaya.oko nje ude wazicama mabalande umoya wakhe bangcwabe impahla naye wayesazi ukuba angabuya angabuyi kwaye awombi caleni komngani.ungazinaki ezinye icomments ukungazi kufana nokungaboni
It's more like umuntu odliwe ushaka Yehova!!!
Akuna game kuzamazama lapha its win or loose
SIYABONGA Sipho uNkulunkulu akubusise at least useyazi ngicela umsize la ungakhona khona plz
Yoooh kwabuhlungu ngoCC wabantu...
Wafihlelani iskhathi esingaka ungasho kwakhe , 😢 uphi mehluko wokusho manje na early😢 uhmmmm 😢😢😢😢
It is very very sad to get the hurting story after 4yrs lam not judging the situation the friend left together any unfortunate situation he was supposed to go and tell the family or if he is afraid to go alone ask some one to go and explain that the accident has happened he was not killed though it was a wrong place of work as ZAMZA MA MAY GOD COMFORT THE FAMILY AND CONTROL THE SITUATION 🙏 MAY HIS SOUL REST IN PEACE
Aii Sipho uwrong awkwazi ukufihla into enjena kanti wawuzoboshwa yini cha angiykolholwa le dliwa unembeza nje uyindoda wena ngath abantu bebike uma kukhon usalile makubanjwa inkunzi wena wawungenaph ngoba wauzochaz kuth beniyozama wasal yena kuwa umgodi kahle Sipho maybe khona owakwenz kubhuti useyakuhluph or unembeza uyakudla ngacikeka nje😢
Kuyaboshwa lapha cc ,
Lobaba unamanga uyazi kwenzakalan ngomngani
My bro was killed at zama zama and his friend lied for 7yrs knowing quite that my bro was killed 😢😢😢
Why was your brother there in the first place because it's illegal
@@dingaandee2062seriously😮
Haw bengithi niyazana nosisi and useke nabonana and bowubafakela imali after you came back from the mines
But It sound different ima nikhuluma👀
But uSipho kwakumele ayosho kubo angimthembi ngathi ngiye awgqashila intambo 4 year's wonke uthule kanjani
Nkunzima shame akulula ukuthola amathambo akhe I denger n futhi baningi abavaleleleka kuzo DNA,shwele Jehova
Yaze yanzima into nkosyam nawe bhuti skhala kanye nawe ngomngani wakho kwaze kwanzima kubhlungu bandla 💔
Guys abantu abazijwayeze ukulalela bese bephendula ngendlela efanele. Uma ubuzwa ukuthi uqamukaphi or udabukaphi phendula lowombuzo ngokusho indawo oqhamuka kuyo usuke ungabuzwanga igama lakho nesibongo pls phendula okuthiwa kuphendule
Andiwazi umgodi kodwa amathambo ngeke awathole ngoba uyatsho ubuti uba zange atshiyeke yedwa phaya ngoku angekhe awazi amathambo omyeni wakhe ucc makaxole afihle qha angekho amathambo 😥😥😥
Ngyacabanga ukuthi loBhuti ukhipha iqiniso nje Lonfowabo kshuthi useyampokela manje
Kunjena nje ilohulumen ongakwaz kwenza mathuba omsebenz
Kwalez ezavalwa ngokuhamba kogubtha uhluleka kwakuzvula abant basebenze ayiiii chaaa kunzima
❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Nganeyam mina ngithi ake uye kaMashu ekhaya lemiphefulo hlampe ngasizala ukuthi ngambuyisakanjanl or umlanda kanjani ngoba akuseluka ukuthola amathambo
Ngicela ukubuza likhona yini ikhaya lomphefumulo egoli?
Alikho ikhaya lemphefumulo emgodini kodwa ukuya kwakhe ekhaya lemphefumulo u Shembe uyokhipha uphefumul lapho ukhona
Ngyavumelana nawe mama lapho bayasizakal abant ekhaya lemphefumulo
Wenze kahle Sipho mf2, ukhulume, ngeke atholakale umgodi ujulile kubucayi azikho izinsiza, kyadutshulwana futhi
Siyabonga loluhlelo lusiza kakhulu
Ubesaba khona lokhu enikushoyo nabomndeni bebezocabanga njengani nithi umbulele kunzima ukukhuluma into enje wena uhambe naye wena uyabuya akukho lula
In this case we can't blame or judge sipho. But inciniso hes the only one knows the truth😢
Kuse Mine laphaya awuyazi iMine? Njengoba akutshela ukuthi kwenzakalani angeke bathole lutho.ubhuti ukhuluma iciniso❤
Life can be so difficult 😢
This is painful really, shame this woman I feel very sorry for her.
Nothing wrong sipho thanx for the truth phayana its win or loose kamandi lomfazi uyayazi indoda yakhe ibingu zamazama
YIZANAZO #ngalavoice bawo
Hy stufu makagavezwa bhuti makaye Umama emaphoyisen athi umuyeni wayfunu msebezi wathola izamazama wasebenza akasabuyi sekuphele u 4 years akabuyi begicabaga ukuthi uyathandana
Mhmmm😢 kwaze kwabhlungu nkosyami phephisa mama💔😭
Ngathie sikhona isandla semfene la ay 😢😢😮