The way he's shaking his hands its like maybe kukhona okunye akakwaziyo meaning maybe balwa ngokudlala or badlala ngokuphushana wahamba umngani kodwa am not judging ngithemba lokhu akushoyo usisi ube nakho ukuphatheka kabi futhi wa understand and am Grateful for the show♥️
My dad's life ended kulowomfula he was driving home his car lost balance yayongena emfuleni..wafunwa waze watholakala after 3 days esengaphakathi emotweni but esethule😢
I can relate to the story of the brother - kunzima ukukhula. Nathi kwelakithi sikhule sibhukuda, futhi zikhona izingane ezasala emanzini - kwakhala imindeni. 😫💔😭
To be honest l understood I frustration ya Sis kodwa eqinisweni ubhuti akanalo Iqiniso ngoba babesayingane futhi Kunzima ukukhulela emakhaya , Ibuhlungu lendaba
Thank God, I'm one lucky saved from river,I enjoyed better the shallows,I would go deeper than anyone and no one could control. May both families forgive
Lo sisi u rude and uthethe kakubi kakhulu. I want to make excuses for her and say she’s still in shock but no man. She’s rude. He said what he wanted to say may God heal and comfort this man from her harsh words and also from carrying all that burden alone
Sonke sabhukuda akwenzeki kubhukude 2kids alone and Uma kwenzeka u help the person or scream for help the report at home and 16 is not kids who leave home without reporting, usually it's the younger ones who swim without permission cos parents don't want that.
Ngucabanga ukuthi this guy is keeping a big secret engaphezulu kokuthi wamuka kanjani imngane nomfula. Ngisola ukuthi babelwa or bedlala wamuphushela esizibeni kanti uzomuka.Ayikho into engenza athule angabiki ngaphandle kokuba neguilt
Waganga kodwa bafo kwakumele uyobazisa Kwa mngani wakho 💔💔
Kwakunzima kqala cz isbhaxu sasikhala strong wawuhlala usaba muyingane cz bushawa noma kungewena owenze leyonto meke nje wathi uyabika yeyi yayiqhuma induke nibhanqwe nabo laba obonile so nje kwakuncono kona ukuzithulela😢
Awu awu awu ngi ya wuzwela umdeni kamufo
Ngyawuthanda umoya kaBhuti wentobeko, may you also find peace in your heart ngalento
Inkinga.engacaci la lo cc.ngizwa.sengathi uthi wagcwatshwa nje,kanti watholakala yini wafihlwa.
Manje ngizwa.lobhuti uthi wenzela ma bembiza bazi ukuthi wahamba namanzi, angisaqondi
Shuthi bangcwaba iympahla
Ekucaleni kwe story uthi bazi ukuthi waduka? Ngino bhuti owaduka and asinalo ithuna lakhe. Nami ngiyadideka.
The way he's shaking his hands its like maybe kukhona okunye akakwaziyo meaning maybe balwa ngokudlala or badlala ngokuphushana wahamba umngani kodwa am not judging ngithemba lokhu akushoyo usisi ube nakho ukuphatheka kabi futhi wa understand and am Grateful for the show♥️
Nami ngyasola and I don't understand the reason why athulile sonke leskhathi..ngicabanga ukuthy uyampokela and seside iskhathy useyasindelwa
Yes khona akwaziyo
Niyakuthanda kodwa ukuqhatha sometimes. @@StembileJs
To my friend u Nkubonga Rest in peace mylove.. uwabuka emfuleni. 😢😢
My dad's life ended kulowomfula he was driving home his car lost balance yayongena emfuleni..wafunwa waze watholakala after 3 days esengaphakathi emotweni but esethule😢
Eish so sad phephisa 😢
Phephisa mntase
Aiskiies standwa ❤🤗
Phephisani bandla kwabuhlungu ukuzwa lokho 💔💔💔
😢😢😢😢😢😢
Uyasangana losisi akana ngqondo, mnikeni amaphilisi.
🤣🤣🤣🤣🤣
Hi buti after so long Oberon go bekufanele washo m l from joberg
She is in shock. I understand her mna
Sikhula Kwakunzima, Wawushaywa ubikile noma ungabikanga into embi eyenzekile ,mina nomalume sashaywa savuza amagazi emzimbeni sibhukude esizibeni Okwakuthiwa sinenyoka .
Into angayenza ubafo ukuthi athole iskhathi Ayobakhombisa lapho wahamba khona umngani wakhe namanzi bazokwazi ukumlanda kahle ngosiko lwakhona
Sikhona e gqeberha 🎉🎉
Injani ikaka lapho
😂😂hai bo@@scelomalinga-k6c
😂😂isemandleni ikaka @@scelomalinga-k6c
Waba naphutha kwancono usho ngoba kwakungelona iphutha lakho
I can relate to the story of the brother - kunzima ukukhula. Nathi kwelakithi sikhule sibhukuda, futhi zikhona izingane ezasala emanzini - kwakhala imindeni. 😫💔😭
Ave ekhuluma kamnandi nang ubhuti bandla. Ukuzehlisa kwakho bhuti kuhle kakhulu.
Wow kanti yin ngalo cc ngoba yaxolisa ubhuti if wehlelwa yinto ungalindele yadideka engqondwen kanti futhi babesabancane shwele cc
Akuthulwa nento enjena weBhuti khula ke manje uyeke ukubheda
Syabonga bhuti ngomoya wakho othobekile noma loluhlanya likubhedela ulokhu uthobe njalo. Qhubeka ube umata kuyena . ngoba akusezoshintsha lutho
Kwakumele asho lobhuti ukuthi umngani wakhe ushone esizibeni , ayikho vele into eyixolisayo , kwakumele asho into eyenzekile 16yrs useyazi okubi
Ngempela shyme 💔 kwakumele akhulume immediately?
Uyahlanya losisi Kanti wabulawa Nguye yini lomfo
Usemane uyabhodla nje usisi, wenziwa nayinhliziyo ebuhlungu. Kodwa uzwakele esexola udaba seluphetha ....
Lento eshiwo yilosisi yiyo aysaba ubafo ukuthi bazoyisho abantu bakubo kamngan wakhe mina angimsoli ubafo, masibancane asilalelani coz suke siganga
Ngengabanga sayithetha naye lobhuti lento# some thingz are better off left unsaid
Mhlawumbe nguye
uyagula losisi bhuti udinga usizo lo cc jooooo
Kanti amazing presenter aloluhlelo umuntu abamelekeleli basele bathula mnxx
Uyahlanya lo sisi, usanganela lo bhuti. I wish lo mthwalo usuke emahlombe alo bhuti njengoba esekhulumile. UNkulunkulu amnikeze ukuphumula emoyeni futhi naye azixolele
Cha kodwa kwakumele usho coz at 16yrs suke suhlakaniphil wenza ukungacabang nje 😢😢😢
Sasingekho isidingo sokufihla ngaphandle Uma kuyikuthi wamphusha
My thoughts & uyamhlupha umufi
NKULUNKULU ukuzwile buti wam uxolo lwakho,losisi ukhuluma nje ngolaka one day uzokwehla emoyeni
To be honest l understood I frustration ya Sis kodwa eqinisweni ubhuti akanalo Iqiniso ngoba babesayingane futhi Kunzima ukukhulela emakhaya ,
Ibuhlungu lendaba
And makhaya kyashawa uthi uyachaza ubhaxwe i am sure babehambe kungavumelikile ukuthi baye lapho ugcina usaba uthule nento eish kwazekwabhlungu😢😢😢
@@NothandoMalunga true nami ngake ngabona ingane iminzile and kwangithatha iskhathi ukutshela umndeni
We...cc ungazofakelwa obunye ...hawu mnje kwakumele enze njani ngoba naye wayencane nxm musa kuba yislima wena sfebe....engakhuza kanjni umuntu omdala kunaye yahlanya wena slima sentombazane waze wanginyanyisa nje nxm
Wena sisi mawungafuni u xolo hamba uyofa uyahlanya manje😊
What a wow maqwabe ❤ sengathi nabanye bangafunda kwena kuba honesty
Ubhuti wazipotoza amasende nje yini kwenzenjn😢😂
😂😂😂😂😂😂
Animyeke😂
Inzima lendaba kubaleka kwasani
I was asking My self The same thing
😂😂😂
Hai buti o wronng bufanel uba tjhele immediatley no wrong
Sometimes kunemfihlo okumele ufe nayo lobhuti akanacala kodwa manje ngenxa yokuthi babebabili vele bazosola yena
Nam ndibona ngolohlobo ngekuncono uba ngesoske wafa nayo le isecret
Uqinisile Bafo nalapho ey kwaze kwanzim
Cindy Hlatshwayo Durban ❤ ngse Cape town.kodwa losisi nje ya hlanya kwakumele enzeni ayombheka amudle noma,,🤔🤔uhlanza Lo aunt
Ndlela nyakazangayo Bhuti ngathi labobhuti banesthwalo😂😂😂😂😂😂muntu ngek saqonda la.akaphumule ngokthula umngani nawe bhuti kudlulekuwe😊
Khululeka buti ityala wena awunalo awubulalanga mntu lomntu wazthathelwa yi nyoka nje
Tufuh khululwa ngoku sana sendiyakusizela😊
Umzimkhulu uyingozi ubaqedile abantu eyy
awume kancane wayemncane kwakumele enzeni
ayii shem saze sabuhlungu i-story but angisho ukuthini kodwa unesbindi ukuthula iminyaka emingaka
Asingammehluleli kakhulu phela nobhuti uyasho ukuthi naye kwabanzima kuye ukuyosho ekhaya, and futhi wayesemncane naye
Nanokut mawuyingane nje nomqondo ucinga njengengane
There is no need to say sorry my brother, she is rude to you. What's important is that you told the truth
😢😢😢usis wam washona emfuleni 😢😢😢ena8yrs wahamba eyongcwaba umkhulu kababa wakhe kuwumgqibelo yena washona kuwumsombuluko 😢😢ngikhumbula kahle kwakukade kwamaholide a September 2008 sasibabili kumama kumina omdala ngyawuzonda umfula 🤞🏽🤞🏽🤞🏽🤞🏽naye kwaba istory esingazekanga ukuth kwenzeka kanjan ngoba babebaningi nengane zakubo emfuleni 😢😢😢
Nami ngiyawuzonda umfula😢😢😢2011 akekho owavuma ukuthi ubehambe naye😢😢😢kubuhlungu😢😢😢
Yho bhuti wam bekumele ngabe watsho 😢😢💔
Ngiyayibuza ukuthi lobhuti onezimfihlo ezingakhi empilweni ngoba waqala emncane to keep secrets osazobuya futhi ngenye imfihlo Mr Secrets
Ingane njani enezimfihlo mina ngiseyingane ngangiyo ndiza ngejubane ngiyosho.syathemba ukuthi iphelele lendaba
Asithembe mfowethu uzothola ukuphumula emoyeni wakho,ngoba usukhulumile iqiniso, loludaba lunzima ,phephisa cc
Ukuma umfazi voice indoda
Hhay bo..ukhuzeka kanjani umuntu emdala kunawe.. losisi ngathi unenkinga nje yakhe.. lobhuti wenze into enhle ngokuphumela obala neqiniso
😢😢😢ngaze ngazwelana no bhuti wathuliswe yikho lokhu usisi asekwenza manje
Thank God, I'm one lucky saved from river,I enjoyed better the shallows,I would go deeper than anyone and no one could control. May both families forgive
Xeeeem bhutwami ngiyakuzwela kulesimo okuso😢
Abantu Kufanele bakhumbule ukuthi uma uwedwa akufani noma nibaningi, ngoba menibaninvi yedwa uyababaza nonke lapho ningofakazi.Kudala akufani namanje ovele uohendule abazali noma kanjani. Lalilikhulu llona leli lokuhobhukuda ungaziwa.
Yeyi sasithawa wenkosi wawungakwazi nokuchaza kahle if kwenzeke into usubhaxabulwa weeee Jehova uze usabe nokhuluma 😢
Nansoke into eyabanga ubhuti ukuthi angasho , njengoba uSisi eseblame ubhuti ngathi Konje .
Vele manje unoba uyasola
Bekuyovele nje kube nje and it was going to be worse
Presenter very respectful
Lo sisi u rude and uthethe kakubi kakhulu. I want to make excuses for her and say she’s still in shock but no man. She’s rude. He said what he wanted to say may God heal and comfort this man from her harsh words and also from carrying all that burden alone
if it was your brother what were you going to react or say? mybe putting yourself in someone elses shoes can be very helpful.
Uthethinyani akaķwazi uku understand lo sisi uyeyisa qha.
Sonke sabhukuda akwenzeki kubhukude 2kids alone and Uma kwenzeka u help the person or scream for help the report at home and 16 is not kids who leave home without reporting, usually it's the younger ones who swim without permission cos parents don't want that.
I don’t think the sister is rude. She’s just in shock..
She is in shock. Just give her a break
Hi stufuza wethu kumnandi kuleshow makukhona wena plz load more episode ❤🎉🎉🎉🎉
Aybo thuli masikhomenda kufanele sicabange b4 sizobhala....abanye abantwana bazozizwa kanjani mawuthi kumnandi makunostufuza....so abanye abantwana bona bazophatheka kanjani mawusho njalo?...bazocabanga ukuthi makunabo siyabhoreka....futhi akukhi mnandi makuyibo.
...aybo sisi sibathanda ❤bonke, futhi kumnandi makukhona bonke
No Lungsta bakithi ngyamthanda
@@KhethiweDlamini-cq3jf kungene usathana xakulapho ke nyani ayikho ryt masibathandeni bonke❤
Power to stufuza💪💪
Ngokjwayelekile izingane mazibhukuda kwenzeka isigameko esinje ziyaye zigijime siyobika but lobhuti wakhetha ukthula this doesn't make sense 😢
Tu, yintoni le wayeyifihla, wohluleka nokuxelele abazali bakhe.😊
@@masivumavrey8098 🤔🤔 nje iyaxaka impela leyonto
Cha ke nawe bhuti waze wayifihla into engahlangene nawe noma nosisi esekuthwes icala lokuthi wawungamkhuzi ngani ai wena awhlangene nalokho💔
Yhooo lo sisi yilento ke labhuti kwabanzima ukuyithetha lento kukuba ivele bizojika naye...ukuthetha inyani ngamanye amaxesha kuyazona izinto yilento kude kugcwale iimfihlo kangaka...bhuti uyakungqinela losisi kulemfihlo ba ubufanele ngalendlela akusola ngayo.
And kalok nokuba unomsindo akanososke athi wenza ngentloso 😢
nami ngalusa kodwa ngumuntu wesfazane kodwa nami ngalusa Fathi nje wonke amantombazane ase kakaya alusa 🎉
Niyabhonyana fthi... Y vele ufune ukuqedelelwa yimi inkulumo?? 😢
Kwakumele amemeze esengalapho esizibeni ukuze bezwe abaseduze bazomnceda. Akulona iphutha noma efika kubo achaze okwehlile , kodwa iingane zisaba into engadanele kusatshwa. Omunye ebezothi kushukuth uwena owamminzisa yingakho wathulayo isikhathi esingaka kanti akunjalo.
Kuyaluma yin ngaphambili bhuti 😂😂😂😂
Hhayi kahle sisi idrama asikho isidingo salomsindo owenzayo musa ukuzenza isidomu lobhuti akusiye owabulala umfowenu ehlisa ukuqina ngoba uyachaza ukth wayeyingane naye.....
Osisi balesisibongo (NGCOBO) babuye ngathi abaphili ngyabazi😂
Ey ndoda kwakungamele uthule nalento umphakathi wawuyophuma umfune emfuleni bamufihle ngokuthula izinto ezenzakalayo lezi maniyingane
Ubezokwaz kanjan ukuth uzocwila cause bajwayele ukbhukuda💔🥺
Nansi mhlola uthini losisi wayesaba ukusho ngoba wayesamncane nje,😢😢😢😢😢😢😢
Ukwalusa kuyahlakaniphisa uyabona umfana ongalusanga Umuzwanoma ekhuluma umfana ongalusanga ongaqhathwanga
Uma ubhukusha kukhona lapho ungafinyeleli khona ngoba wafika kute kubuyela emuva, ngoba sibhukusha nje asikafundziswa ngako. Liphutsa mfowetfu lowalenta kungabiki ekhaya kini, batali bakho bebatakuchuba bakumikise ekhabo mngani wakho, bekutabalula.
Lobhuti andimva as umntwana one shock athule hay chaa ubuyingane enesibindi bekunobulawa umntu uthule. Kunini abanti bathathwa ngamanzi behamba nabantu babuye bachaze le qala uyiva kutshone umntu ujongile phinde uyfihle uyingane futhi .😢😢😢😢😢
eeeei emakhaya empeleni ubhekana nenkinga mabethola ukuthi ubuyobhukuda ngoba bayazi ukuthi le mflula iyingozi
Ubhuti uyazisola ngokungabiki ekhaya. Ayi ngamatshe bo sesi
Yhe hake lo sisi ude Athi lobhuti wayekufisela lokhu😢 Waze waluhlaza nanku sisi 🤔
CHA KWABA IPHUTHA LOKUTHI UNGASHO NOMA BANGATHI WATHAKATHWA KODWA KWAKUFANELE USHO USHAWE KUDLULE NGOBA SEKUFIKA KUTHI ISHO MANJE AWUNZENZI WENZIWA UYENA UMUFI INGAKHO KUTHIWA IGAZI LOMUNTU LIYAKHULUMA KUSUKE KUSHIWO INTO ENJENAKE KUBI OWANKWENZA 😢KWAKUNGCONO BAZI ABAZALI MMM SHEMBE 😢😢
Stufuzaa ❤❤❤❤❤
Askies nd beniseseba ncane nawe wenziwa ukuthi usengumntwana nje kodwa awunalo icala noma bengeke bakwamukele abakhabo mfana kuyoba ngathi unesandla
Yhaazi ukukhula usoyika ubethwa mna zange ndatsho ndalahlwa yinkungu ndaqandwa ngumlambo ndalala apho zange ndiyithethe kuba uyazi .uzose ubethwe qhaa
Ay usisi noma ngabe uzwa ubhlungu kodwa usenephutha phela mesegxek ubhuti ngayo yonk into engath wamphusha
What is important is that he told the truth. Sisi will deal with her own demons on her own.
Kahl kahl yayiligwala lensizwa mina ngiyabona 😅yayisaba ukuthi bazoyishaya🤞🏻kubo ukt bebeyelani ukuyobhukuda
UMZIMKHULU AUKAZE UNGABI YINGOZI LOBHUTHI UKHULUMI PHUTHA UNEZDUMBU PHANSI UYAFANA NENGWANGWANE RIVER
Waze wayoeslima we cc uzothwesa umuntu icala engathi wamphosa
Ibusisiwe intokazi ezwana nalobhuti unesisoka uthobekile,uphole mnewethu sifunda ngawo amaphutha ayasikhulisa futhi😢
Kunzima kodwa usisi akayeke uzihlanyisa ngoba aka ulawanga uthathwa ngamazi 😢😢😢
Wayeyaz ubhuti ukuthi angakhuluma uzoba senkingen
We Stufuza hleze kuthi Ndlangamandla kodwa ube ubhsle Stufuza Ndlela, ake ungichazele kwenzekani
Lo cc ukhulunyiswa ukungazi impilo yangalesosikhathi. Kwakungashaywa ngisho nalabo bebengekho kulesosigameko. Babizwe bonke abanye abake babhukuda ngalowanyaka osewadlula kudala bashaywe. Hhayi indaba yokudlala. Umane uyakhuluma nje ngenxa yobuhlungu futhi yingoba kungaqondene naye.
That is why wathula eangakhuluma
Kuzothiwa wambulal wen nina nifihla nezinto ezinjena😢
Ngucabanga ukuthi this guy is keeping a big secret engaphezulu kokuthi wamuka kanjani imngane nomfula. Ngisola ukuthi babelwa or bedlala wamuphushela esizibeni kanti uzomuka.Ayikho into engenza athule angabiki ngaphandle kokuba neguilt
Kodwa nalokuthula akukho ryt coz angeke wazi noma nguye umuntu owamphisha
Ezinye izinto esizifihla yo mele sizibheke ukuthi mesithula nazo engeke zisifake enkngeni na
Yabuhlungu indaba kodwa bhuti kwakumele usho kuze ayobhekwa lapho umfula une coner khona 4sho babezomthola echithekele eceleni ngoba umfula uyachitha ekhoneni
Ibuhlungu indaba yakho Bhuti wabantu xem but ke unayo imfihlo yooh kwakungamele uthule naloludaba cz lenkinga wawusuyenza inkinga yakho kanti kwakuyingozi eyehlela umngani wakho. But ke USisi akanayo indlebe yokulalela 😢
Esh ubhuti ngancono uqale ngokutshela umndeni wakhe Kube iwona ozodecider ukuthi kwenziwenjani
Bhuti wacabanga kancane wawuyingane lalingekho iphutha ekubikeni okwenzekile, askies mndeni wakoMapholoba
Uyahlanya lo sisi kant kwakumele wenzenjani omunye coz uyachaza.
Ntombazane kahle kancane ukuba rude bandla ayii suka
Nam nginengane efihlayo zyakwenza loku
Lord my God have Mercy for the two side of the story 😢😢😢
Angijaji kodwa lendaba ayphelele mhlampe badlalisana kabi while bebhukuda coz into enje uthuka ugijimele ukuyofuna usizo
Hhay cha cc awukwazi ukukhuluma umfowenu wazingenela akafakwanga
Watching from Tembisa l ❤ this show
Xem Nkosi yami😢😢😢
Hawu but naye ubhut udlulisa okusenhlizwen yakhe ngoba owakho ubhut ubemdala agian ekwaz ukubhukuda weeh sisi
Mkhaya wami ngowase Bulwer emakhuzen
Khona kubi ngoba akekho okwaziyo le iphakathi kwabo bobabili but izingane azijwayele ukufihla izinto ezifana nalezi