Yazi more than anything i want to thank platforms like these because truly speaking many of us never knew things like these existed and most importantly the friends that we associate with are wrong.i also want to commend the people who come and tell their stories they really help.thank u
Awuzame ukuthi ungabuzi Ku part 1 bayeke bazikhulumele konke ngoba mubuza awubuzi lokwenza kuzwakale indaba yomuntu .mungathula nje baxoxe mabaqeda besubuya no part 2 wemibuzo .khathi kuzokhula umsebenzi wakho big up ❤
I don't remember not even a single day ngilahla u NKULUNKULU ngenxa yendlala,ayi thwalani nenze konke asinamona,si ryt ngo JESU si happy, money or no money
Hhay ekuhosheni ulale neClient ethwele. Phela ungakhohlwa ukuthi lamadoda nabafazi abathwele kumele balale with everyone abahlangana naye and omahosha are one of the top targets
I will not judge her cos it's not easy to be a mom. No woman wants to see her kids suffering, so i will never blame or judge any woman who choose to take this path just to see her kids happy. I just feel bad for the kids. May she gets the help she's looking for
Angsho kuth u ryt lo cc kodwa iningi la labantu abajajanayo banama hlazo kanzima kabi kodwa la ko TH-cam benza ngath ba perfect bona. Eznye iznto abantu bangena kuzoba bengazi isiphetho sakhona yin
Kucacile usisi wathwaliswa why kwenzeka zinto zi so kyena and mina skhona story sengike ngasizwa isthwalo lesi esibhekene naye njengob esho njr kuth imali ingena left and right
Aiii people must stop blaming their background, iyanyanyisa leyonto sibaningi asikhulanga kahle kodwa asithathanga amashort cut
It's true Sphe...ngathi kuqala ngabo ukulamba😢siyabazwela kodwa bayanyanyisa man....asibocaphela nabangani
Totally agree 👍
Ukhuluma iqiniso elimsulwa sphe
@@sthe1867 anibona abantu abafanayo and anilambi ngokufana stop judging
Naningabekene nesimo esifanYo noma esisodwa
Too much noise, can you please try another place next time 👏🏾
Bhuti sicela next time nehlise um music kuzwakala wona kakhulu, uyaphazamisa
Ne Venue isobala kakhulu lendawo; kulula ukuthi sibabone labantu
Yenzelwa e shebeen le show? andva noba kuthiwani apha ndiva u music qha
😂😂😂😂
Yazi more than anything i want to thank platforms like these because truly speaking many of us never knew things like these existed and most importantly the friends that we associate with are wrong.i also want to commend the people who come and tell their stories they really help.thank u
The love of money will be the end of us. We need to guard our greed...
Awuzame ukuthi ungabuzi Ku part 1 bayeke bazikhulumele konke ngoba mubuza awubuzi lokwenza kuzwakale indaba yomuntu .mungathula nje baxoxe mabaqeda besubuya no part 2 wemibuzo .khathi kuzokhula umsebenzi wakho big up ❤
Hey bo!! Mfethu lowo msindo olapho emuva kwakho
Sisi angasizakala kwa mhlaba uyalingana, ku Prof Godo
You can’t fool your partner, your voice, actions when you talk and your body he will recognise
Umenza isidididi
Loba ngubani omaziyo can see her and hear her voice
You should find quite places when do your interviews. The background is noisy.
Walala nomuntu onenyoka efida yona ngawe
I don't remember not even a single day ngilahla u NKULUNKULU ngenxa yendlala,ayi thwalani nenze konke asinamona,si ryt ngo JESU si happy, money or no money
Yoooo levideo inomsindo
Ndiyakuqoma....presenting skills keeps getting better and better...#Realtv1🎉🎉🎉
Music music music uyaphazamisa
Please hide their faces make efforts use another method to also change their voices
Especially the voice coz the face is hidden.
Exactly coz if I know you I'll recognize the voice evn the body 8 can
Yes my brother, please change her voice. Actually change those you can. I know others would like to appear as they are. But please my brother🙏
@@lunganiM7461Ewe bhuti hle. Futhi usisi uyazithanda iingane zakhe. Kuyasabeka ukutshela umkhwenyana. Ingalicala elibomvu ngoba funeka ize ibuye ihlanganise abemindeni.
Nvikucelela usizo ngane yam. Nam gizibonile iintlungu nokuhlukumezeka kwengane zethu. Kunjalo nje bazamela ukothula imithwalo kubazali. Bafisa ukuthi abazali balale bejabule. Bafisa abantwana babo baphile impilo entle. Ngiyacela asizwe lo mntwana, ngiyacela🙏🙏🙏🙇🙇🙇🙇🙏🙏🙏🙏🙏
No don't...Let hubby catch her.
Mmmmmm ngaze ngabuhlungu ngezingane ezilalwa izilwane ngenxa yethu singomana sithanda izinto khuluma nomyeni wakho before nize nishade ngikufisela inhlanhla kodwa komele nezingane uzitholele usizo oluphuthumayo
💔💔
Ngohlezi ngisho ukuthi uthando lwemali luyimpande yezono eziningi. I think bamthwalisa bcs nalezingane eziphuphumayo zondla lento abayifaka kuye. Nayo lento yokuthi abantwana bayahayiza etc, kusahlangene nesithwalo abamfaka sona. Sengidunyazwa eyokuthi isoka lakhe alazi lutho. Losisi udinga ukuthatha yena nezingane baye kumelaphi wendabuko bathole usizo bese efuna omunye umsebenzi. If azi ukuthi lento ayifakayo isithinta nezingane, why engashiyi? Ay ay what kind of a mother puts money before her children😢
Cela ukungakujaji sis, engingakusho kuty kuyekeni ukuty manidlala indlala ninikele ngemuzimbayenu🙏🏿
Koda sisi iqiniso lizophuma eventually especially mengaya kumuntu obonayo zama ukuyeka kungaze kumosheke kakhulu ngoba izimpawu zokuthi kusazoshuba seziqalile ukuvela nakhona lento ekwenza ubemanzi ingahle imbulale umyeni wakho mungalala naye ❤ zama ukuyeka iskhathi sisekhona ❤
Maybe naye umyeni wakho iyamlimaza lento ngandlela thizeni koda usadidekile noma futhi akaze akutshele
I feel like losis akakhulumi iqiniso 😢 she keeps on blaming isimo sakubo kanti yena wahlohlene nabangani😢
Inyanga le owaqala kuyo yakunika into yangakuchazela imgomo yayo, manje awusabuyeli ngani kulentanga yakho,unamanga sis uyalazi iqiniso wathwala
Vele wathwala lo
Sisi iyakuchaza lento oyiyona awuzicabangi izingane ucabanga ukudayisa ngomzimba amathonga namadlozi akini akulahlile funa umuntu ozokusiza
Good content but yjooooo the noise in the background bhuti😮😮😮😮😮
Thank you… I will change location
I wanted to say the same thing. We don’t really hear anything 😢
This noise at the background is tomuch
Ngyakhala kdwa sisi wami ngeyi ngane ezingena cala😢💔.. Ngyakucela dadewethu khohlwa imali manje cabangela iyingane zakho izinto zingaze ziphume esandleni. Ngikufisela inhlanhla no Nkulunkulu akuphe amandla
Oh Nkosi yam, yanga Somandla ungayisiza lo sisi.
Nceda Kumkani yiba nenceba kuye🙏🙏🙏
Let her explain her story then guide her through but don't lead her pls ...
Professor Godo kwamhlaba uyalingana noma u dokotela 2+2
Bamthwalisa noma inyanga yamshadisa nomuntu othwele angamazi. Lomuntu wondla lesisimo sakhe futhi wenza imali ngaye. Abantwana nemali akuhlangani.
Hhay ekuhosheni ulale neClient ethwele. Phela ungakhohlwa ukuthi lamadoda nabafazi abathwele kumele balale with everyone abahlangana naye and omahosha are one of the top targets
Ay kunzima South Africa💔💔💔
The degeneration of human character in South Africa is shocking🙆♂️ and the political leaders and traditional leaders are oblivious to it.
It's happening in Zimbabwe also,its like satanism
Wathwala losisi kodwa uyasikhohlisa
Yoo inzima lempilo ephilwa ngokudayisa umzimba yenza okunye okuzokuphilesa nomdeni eakho
Mmm usisi u sacrifice ngeyingane zakhe kodwa yena akazi kahle hle uthwele noma uthole iqile elithwele lithatha yonke inhlanhla yakhe izingane zakhe zilala nezilwane zesithwalo😮😥😴thola usizo sisi noma sekonakele nje
Not ukuthi we are judging her but ngivumelana nawe
Ai there's too much noise we can't hear your conversation or interview with the lady.
But Why vele msindo😮
Akobe abantu besilisa bathatha amanotes njalo kunzima langaphandle uzolahlekelwa okukhona ngokungekho🤞💔
Ikuphi inyanga ungisize ngayo sisi plz
💔💔💔💔kodwa Thixo ngenelela kuphephe izingane ezingena cala
Abantu abayeke uku complaina ngomsindo balalele mabangafuni abaye kobuka okunye simple
Inzima impilo esesiphila kulezi khathi zamanje. Indlela yok'phila ayisafani neyokhokho........
Siyofa silanda Dadewethu kababa🤞🤞🤞
Izokusiza ngani lemali yokungcola ufelwa zingane.ingane zibulawa yilento owayilanda enyangeni.
Kunjalo imali yobumnyama😢
Wathwal engaz lon ukuthi uyathwaliswa
Imali nabangane bayimpande yesono....m glad i dont have friends.....my friends are my kids ❤
Aii lomsindo oku background uyabhora
Yhuuu😮5 a day I wndr yimalini ayenzayo ngo suku still 5 yabantu😢... 🏃♂️🏃♂️🏃♂️🏃♂️
Izinto ezikanje azilapheki at all. Azilapheki
How much was she making a week or with one person ?
Ngoba njalo abantu batathandana nomahosha bengazi yingakho kungafanele indoda iqhishe ngomuntu wayo kakhulu
Cela uxolo God will for give you,Yamkela iNkosi njengomsindisi
uhlelo luhle kodwa guys you should mask ama voice abo anonymous nizofaka abantu enkingeni nina
Unsubscribe don't judge
@@siyandakhumalo2421
Cha aka judge uyababonisa musa ukuthatha izinto ngamawala
Fusegi
@siyandakhumalo2421 😳aka judge muntu but telling the truth
wazini ngoku judge wena nswabanda@@siyandakhumalo2421
Ne voice kumelwe ishintshwe cz abamaziyo bazomuzwa
Sooooo true
Nami ngivumelana nawe. Amahlombe iingalo voice ne watch ⌚ ziyabonakala kumuntu omaziyo Okadekhona umehamba.
Nirecordela kuclub na Yellow ? Okuningi nje let them relieve ukukhohlakala kwabo ayiii ukthanda imali empilwen kuzala zonke lezinto mncim nabanye botheleleka ngemkhuhlane badliwe nayizthwalo ngenxa yabantu laba. Kube nibeveza ubuso abanye bangatrepeki ngalenkiyankiya
Yaaz kunevesi e bhayibhelini elithi,ngezinsuku zokugcina,abantu bothanda kakhulu imali kuno NKULUNKULU.
Seku late guys ukuthi lesthwalo sakhe singashesha ukumdedela bcs already enye ingane yakhe indlulile emhlabeni.....ngendaba yakhe yokugijimisa imali ......ngaze ngabazwela abantwana Kanye nendoda yakhe nkosi yami abangenacala abazofela ubala.bcs still lobhuti uyalala naye noma athi uphuma something ngaphambili😢 inyanga yamtshela t& C alento yokuheha abantu abanemali .. kwaze kwanzima ezweni.zama Sisi myb uzoluthola usizo🤷
Exactly 💯 wazi kahle nje..u cc kwenzakalani and watshelwa lento isebenza kanjani
Msindo ongemuva uyaphazamisa wehlise pls siyathanda ukukulalela
Ukuthanda imali kakhulu ku-Wrong 😢May the Lord help you Sisi
Imali izosiqeda ezweni😥
Background yakho bafo ai ai ai umsindo bakith okunye asikuzwa nje
God is the answer He forgives77times
cha uyakwazi uku interview good job brue only the noise nje
Manage the Noise background
I didn't finish this video bcs of background noise pls improve
Umdlalo ongcolile lo wokutshila ngendunu.
My thoughts exactly myb ulale nomuntu othwele or
Fixing the background noise would
be better guys
Wazingani ukuthi isisu esikabani kodwa niyahlupha zingane nizifaka enkingeni ngemali nje funa usizo wena kodwa yisono ngalelisoka lakho
ay ngiyayizwela indoda yakho awusena ngquza phela wena..uthi usiza indoda yakho ngokuthengisa igolo sisi,bhekake manje sowumoshakele ay cha!
Back ground noise its very disturbing 😢
Why there is too much noise
Uzowubona umzimba, nezwi uyalazwa, wena wathwala ngizwela izingane zakho hey, ezilalwa izilwane
Iqiniso liyokukhulula
Imali cha iyimpande yesono🤞😔
Eeeish uya phazamisa lomculo udlala kwi background malume plzzz🙏
I will not judge her cos it's not easy to be a mom. No woman wants to see her kids suffering, so i will never blame or judge any woman who choose to take this path just to see her kids happy. I just feel bad for the kids. May she gets the help she's looking for
Wathwala sisi khuluma iqhiniso ukuze uthole usizo😢
Background yenu yhooo ay ngek guys...locc waze wayiqhalaqhala bo ekben esenkingeni kumanje
ayi mina cc ngithi ungasho .kungenzek konakale izinto eziningi between wen nomkhwenyana wakho .thul uze ufe.
Bhuti background yakho iyasidistabber kunomsindo kakhulu
Asingamujaji singasazi isizathu noma ngabe syasaz ke but singamjaji
Lento yokuthi abantu abangajajwa yiyo le emosha abantu ngoba abasalesabi ihlazo
Angsho kuth u ryt lo cc kodwa iningi la labantu abajajanayo banama hlazo kanzima kabi kodwa la ko TH-cam benza ngath ba perfect bona. Eznye iznto abantu bangena kuzoba bengazi isiphetho sakhona yin
@@theblackqueensikelela1498and akekho umuntu ongenawo amahlazo akhe
Ewu Kuyasiza uKibeKezela Kwesinye is'Khath Kuzolunga Sis sengath ungathola umunt ozoKusiza 😢😢
Ai ngekhe dadewethu leyonyanga yakunikeza islwani,ithink yisona eslala nengani zakho futh esichitha izisu...ncese ihop uget help
Music ngemuva bhuti plz cima
Umsindo bhuti kwi background ey kukonela I show yakho Enhle kangaka,yenza umzamo bhuti
Mmmmh kunzima akahambe aye kwababonayo akaye kubaba ugodo Lo ohamba nobaba umsweli mhlampe engamsiza😢
Hey bhuti yaz yayimfundiso lento kodwa pls nibo vala konke Ku muntu okhuluma udaba lwakhe ngoba uyabonakala impela🤞😟
Yooo the noise at the back is annoying
I think she knew ukuthi uyathwala...
Those spirits you have collected from different man yhooooo cc you are in darkness you need deliverance go to church a powerful one
Inkings nithatha izinqumo nijabulile kukuhle uma senikhathele senizofunq usizo kubantu why ungabuyeli kuleyonyanga yakho pho??😲
Umsindo wom music lapho please 🙏
Background noise is too much
Kunzima shame kulomhlaba anyway siphila ezikhathini zokugcina😢😢😢
Amanye mantombazane⛳
My brother, May you kindly advise the lady to seek medical attention immediately because her condition might be something serious . Thanks
Wenza lomsebenzi awuprevent ngani pho
Kucacile usisi wathwaliswa why kwenzeka zinto zi so kyena and mina skhona story sengike ngasizwa isthwalo lesi esibhekene naye njengob esho njr kuth imali ingena left and right
I music ngeyani Bantu benkosi
U must hanovaaaa mi ingoma engyzwayo la😂😂😂😂😂😂nciphis msasazi😢
The noise at the background ayi
Into elanda imali eningi nesheshayo isithwalo kungakho egula nezingane zakhe inkinga Into ayilandile phela ukube abantu alale nabo ngabe izingane azinankinga ekhaya
Eish inzima lento sisi. Wena awusekho umshado kuwe. Umndeni wakho uwubulele ngoba ulale nabantu ongabazi ntlobo. Abantu bayathwala la emnyango. Kuyacaca uthole inkinga lapho. Khuluma nobaba wakwakho sisi uma ekushiya ungasoli kodwa unkulunkulu wuye olusizo. Okwasemhlabeni kuyaaphela ntombi buyela kumdali wakho.
Music asizwa lutho