Losisi akazisoli, the way ahleka ngakhona😢😢 Ingane yomfazi le elele phansi💔💔 If bekuwubhuti wakhe onjena manje ngenxa yokudliswa ubezophatheka kanjani? Akasalali nalelendoda yakhe😢 Our gender, this is so wrong in all levels
I understand your situation obukuyona but owakwenza kubi cc. Nami ngacishe ngafa ngenxa yedliso ngadliswa 2 times ngabantu abehlukene but ngaluthola usizo. Ngicela uthenge Amafutha engwenya asebhodleleni elincane aphuze lamafutha akhona Uma esephelile then ahlephule kancane kulelinoni Kanye ngosuku for two weeks. Uzoba ryt cc
Yiyo-ke inkinga yesidliso ngoba sibangelana isidina futhi siyisichitho. Cc thola amafutha engwenya umfakele ekudleni kwakhe sizophuma ngaphansi. Mara the way ukhuluma ngakhona cc ngathi lento iyakujabulisa.
Kanti usisi wayefunani waba iscefe manje??????hamba ke uyomkhipha phela ngoba seku feba wena manje izono enozithetha phambi kwezilu ngezinto enizenzayo
Koda ucc urong mayethi akasamfuni ekben esemenze kanje..nakho nje ukth umshiye embhedeni uyagula uzosineka la axoxe lento mina ngabe nghleli naye mangphuma ngphuma ngoba ngyofuna usizo lwangempela ukth aphole, haw cc cha ngiyakujaja mina
Eyi kwaze kwanzima emhlabeni losisi lo akakuboni okubi akwenze enganeni yomunye mfazi and uyahleka, uzoku shaya uNkulunkulu sisi akwenziwa kanje kusemhlabeni la, siza lo bhuti before it's too late ngoba igazi lakhe liyobuzwa kuwe😢
Yooo lo sesi u heartless kulobhuti ....umdlisile maqede akasafuni yena soyajola .....ubhuti webantu uyagula manje .lo sisi ungusathane kahle kahle .uyahleka kungathi yinto enhle lena.😮
Ncono umyeke ahambe umuntu ungazami ukumbamba ngemithi mina I believe in genuine love from God. ningakhohlwa indoda ine family ngale kwakho
Wayibeka injalo nje
Ungasho uphinde ngane yakwethu uthando lokwenziwa luphela kabuhlungu ukungcola nje ukudlisa indoda🚮
It's not good for daddy men😊
Ake nizame indlela ekahla yokhlala msakazi. Nihleli sengathi niyathandana, akubukeki nje kahle. Awuzihloniphe nawe msakazi. Sisi wabantu siza ingane yabantu iphile bese uyayshiya ke lokhu okwenzile kubi kubhlungu.
Usondele kakhulu lomjita ngathi uyarhala naye uzodliswa anye nyi😂😂😂
Seconded
😂😂
Yoooh msasazi 😂😂😂😂wampitsha usofa umngaka😅😅😅😅😅
This presenter is unprofessional man. Or the muthi is already working to attract him too.
Losisi akazisoli, the way ahleka ngakhona😢😢
Ingane yomfazi le elele phansi💔💔
If bekuwubhuti wakhe onjena manje ngenxa yokudliswa ubezophatheka kanjani?
Akasalali nalelendoda yakhe😢
Our gender, this is so wrong in all levels
Hayi akana nembeza bcz nyani ke why engamsi kula tata wayemnikezu muthi amphalazise maybe sefuna shone
Kumnandi nje kusisi ungathi ukuy honeymoon but one day ziyokukhalela nawe
@@LindaMpapa-zj9ij maybe umbhale kumapolicy
It’s the lack of empathy and remorse for me, guys😢
Idliso libi umuntu ugcina angasakwazi ukucabanga ahluleke nokuzithengela izimpahla nokondlwa kubo ,akhohlakele amantombazane
So sad, I feel for that man😥😥
Ubulala ingane yomfazi sikhohlakali ndini igazi lakhe lobuzwa kuwe I wish kubenjalo nakwabakho abantwana ufanelwe ukubhadla ejele sathane nxa
Ibhlungu lento kuyimanje ngyagula kakhulu idliso sengiphila ngamanzi akusadleki lihle zi sfubeni ngizacile ey kunzima 😢😢😢😢
🥲🥲🥲 0749495222 this is my number
Hamba kubantu besiZulu bakusize ,uMzala wami cishe washa naye yilo idliso kodwa usizakele manje.
Haaaibooo a ke nime ngo ku loya man
@@RealTV1Srories ngyabonga
This breaks my heart
...indlela owesimame akuthanda ngayo iyona ndlela futhi ayokuzonda ngayo.
eyi ushiyelani khona kunjalo nje buza Mina
Seconded
Mmmmm ngaze ngadinwa ukuhleka kwakhe ebulele lo cc yooo😢
Shame yanesicefe le episode ngenxa yalesalukazi esilokhu sisineka ubala.😮😮
Into engphatha kabi ngale story ukuth lo sisi uyasineka 💔😭
@diskiloverscorner unginyanyisa lapho njeeee...le skheberesh
@@malebtop9720😂😂😂
Kodwa uyasho ingane yabantu uyishiye embhedeni uzosinika la
@@malebtop9720 Nami bekuth angimubize ngesfebe ngabuye ngaybamba 😬
Yini vele ehlekisayo kulosisi what if family kalobhuti iya found out kuzokwenzakalani🤔?
Thenga inyama yengwenya kunama butcher anayo umuphe skhohlakali ndini,engabe usinekani,mnxm.
Nayi mhlola bo. Ungafike udlise ingane yomfazi amanyala wakho bese uthi awusamthandi. Uyaganga wena ufunwa athandwe wubani. Khipha lo doti owamfaka wona. You're so heartless. Indlela osineka ngayo iyamangaza.You're too relaxed about this situation Nxa
Eyi iyanyayisa indaba yaloskhotheni. Akakawazi umhlaba. Komqoqa ukuhlwa
Mama you are hard hearted. Awunisi nokuzisola
I understand your situation obukuyona but owakwenza kubi cc. Nami ngacishe ngafa ngenxa yedliso ngadliswa 2 times ngabantu abehlukene but ngaluthola usizo. Ngicela uthenge Amafutha engwenya asebhodleleni elincane aphuze lamafutha akhona Uma esephelile then ahlephule kancane kulelinoni Kanye ngosuku for two weeks. Uzoba ryt cc
Ngicela ukubuza bhuti ngingawatholaphi lamafutha ngino bhuti wami naye uyafa ukuthithiziswa intombi usimbiza ngescefe ngengoba esho nje losis please help
ZINHLE alithini sisi inoni alidle na ? Nami nginaye Jehova wakithi odlisiwe kodwa yena akakguli
@@businzama6939 uhlala kuphi sisi wena ngokuhlala ?
Iya ekhemisi yesintu@@businzama6939
Unesono dotindini ngelinye ilanga uyokukhokhela lokho..
Yini indaba usondela kangaka kulosisi na ngathi. Uyamfuna na
Konke okwenzile uzenzele wena iyeza impendulo kuwe,vuma uyibulele ingane yabantu.Akazange ababe yisicefe isicefe yilezilwane owazifaka kulendoda.Hamba juba bayokucutha phambili
Uyinja wena mama 😢 unkulunkulu uzokunyisa
Lol uzomunyisa😂😂😂
Hhawu kantsi.akanyisani nkulunkulu.uyapanishana
Nga kungcono noma akasho Ukuthi usenenye indoda ingane yaabantu yaguliswa uyena kwakumele amyeke if embambile soon sekeqomile useyagula akasamfuni nga kungcono ngempela Ukuthi leli lenye indoda akaliphathi nje nhlobo
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 Ngaze ngahleka Jesu (Nkulunkulu uzokunyisa)
Wayejolelani yena lobaba,coz ukube akajolanga wayengeke adliswe
Ukuhleka into ebuhlungu kanjena sisi
Wenza iphutha ukudlisa ingane yabantu wena manje awusamufuni ukhohlakele uyahleka kubi
Yiyo-ke inkinga yesidliso ngoba sibangelana isidina futhi siyisichitho. Cc thola amafutha engwenya umfakele ekudleni kwakhe sizophuma ngaphansi. Mara the way ukhuluma ngakhona cc ngathi lento iyakujabulisa.
Oh Jehova ngezingane zomama bethu😢
Nengane zomama benu abayeke ukurhala futh bafunde ukuba neqiniso
Kanti why locc esineka kanjena ngathi wenza into enhle. Sithi isisho "konke okwenzayo uzenzela wena " kuyobuya usukhohliwe uyoze uthi uthakathiwe
Kodwa losisi akazisoli uyahleka nje kummandi indoda igula ngenxa yakhe
Akekho umuntu ofanele ukufa but wena sisi you deserve ukufa skhohlakali somdlwembe angisasho yona ingoma kaZOLA "umdlwembe"
Eii mft koda yena uyakwaz ukuyozijabulisa ngaphandle,wayemdliselani umuntu wabantu...eii Jehova.
Ngathi bayafunana laba
😂😂😂😂😂😂
Yindlela akhuluma ngayo lomjita
Bavele. bafanelana
😂😂😂😂abone idliso
I saw that too😂bazomdlisa
Nginyanyiswa ukuthi uyahleka kumnandi kuye akakhombisi ukuzisola nje umlimazile lobhuti kwakumele amyekele lobhuti kodwa ke nibosibuzela ukuthi undiya leli litholakala kanjani mina ngilifunela ukuthi ngilahlekelwe izimpahla endlini ngibuya ku leave bangithathele fridge, tv radio, inverter 2 ma battery e sollar, router amateki izicatulo ngiyalifuna ngempela
Ayikho into ongayixolisa cc bayasihlupha abafana basibukela phansi ungazi ukuty wayelobolelani engakaqedi ngempilo nam umyeni wam ungihlukumezile ngama ntombazane
Nami ngith angaxolisi bcz ei we hv been through the most.....bcz nawe ubuzogula through his actions zobufebe.
Ungakhohlwa cc ngine e experience yalento eyenzakalayo,umuntu uma uthandana naye noma engazi ukuthi ubulawe yini aze ahambe emhlabeni,masengale , ugcina esaze ukuthi ufe ngesandla sikabani uyambulelwa,aboniswe,Cc mlaphe,meke adlula emhlabeni uzokulanda,difenately sure, mlaphe to secure yourself.
Uyahleka kumnandi..ingane yabantu iyagula..unesbindi Sisi
Yho linzima idliso nami ngadla ukudla engashiyelwa umalume ngagula ngaphathwa isfuba ...umalume naye waphatha isfuba Waze washona ngaleso skhathi ngangina 12 years ....wagula umalume Waze washona ngasala mina nhisagula namanje makubanda ngiyafa isfuba o doctor bathi I asma
Ngaze ngabuhlungu ngoba ngzele abafana nami
Abaphephanga abafana bethu yilezinja
Awukho umuzi womuthi neva ungahambe uwuqede umhlaba
Awukho nhlobo ngoba kushuthi wena makufa inyanga uya kwenye uyofa nini we gelooooo
Kepha lokwenziwa yolepresenter niyangibonisa yini,usofa engaka,umbuke njo emehlweni😅😅
Bgimangele nami, kunomlilo la..
Hai cha xeim.bengithi ngibona ngedwa n the way babukene ngakho moyoyingcwele😢😢😢😂😂😂😂l.think losisi ugcobe ubheka mina ngedwa😅
thats why madvodza enibulala mine nje indvodza mayingwadla ngiyayeka ngeke wena uyaloya swayi
Uyahleka kumnand devel 😢sathane omubi
Nam ngixakwa yilokho ukuthi akanandaba nje u cc,uyaHleka kamnandi u December nje kuye.
😂😂 masumbiza ngo devel kodwa 😂😂....auu 😂😂Shembe nyazi lwezulu
Wakhohlwa ukusho ukuthi sathane onamabibane wangicasula wena Sisi yessses
Ae sisi o wrong ,,wrong , 👈👈
Usathane uqobo use hlekanokuhleka Nkosi yamm😮😮😮
Eish bazosibulala labo mama straight 😂😂kodwa phela abanye yisuke bafuna ukwakha
Usudlisiwe ke wena😂. There's no excuse for ukudlisa umuntu
Kanti usisi wayefunani waba iscefe manje??????hamba ke uyomkhipha phela ngoba seku feba wena manje izono enozithetha phambi kwezilu ngezinto enizenzayo
Akekho right losisi ayikho lento. Ingane yomuntu kmele ife yona and akasaythandi uselinde Nje izimali kshuth uma edlula emhlaben ubhuti.😢
manje wena Bhut Nelo wasusondela kangaka kulo Sisi?
😂😂usedlile naye
Lento ngiyobonayo nami and uhleka kakhulu naye ayibooo
Ngisathi ithi ngithule kuyothiwa sengithe 😅😅😅sibambile iwifi kakorobela
ngisadidekile kwamina
This lady must be beautiful, haybo wasindela kangaka lobhuti
Lo bhuti uzogcina ngokufa usazobuya uzokhala uyeke ukungazisoli uyeke noku relaxer nangendlela ohleli ngakhona ngathi use wotela , wena usazokupoleka lo bhuti uma ke wangalithola usizo and nizogcina nihlukana nalelo khwapha
Kodwa sisi indlela ohlezingayo angikho happy uhlezi engathi uhlezi ne soka lakho
Nani madoda yekelani ukulinga ingane zabantu ukubane akajolanga ngabe uright ubhuti wabantu
Lokhu okwenzayo cc wam kuyobuya kuwe en ai kamnandi. Ubulalisa ingane yabantu uyilahlisa okwezibi manje
I wonder ukuthi yini ngempela efunwa abantu besifazane yerrrr
Umfowethu wabulawa intando kwakubuhlungu ngimonga umthakathi ehla enyuka namadoda kumanje akana peace uyofa kabuhlungu naye
Umuntu uphila ngenkosi kulomhlaba walabafazi abazigebengu,buka njee uyahleka kuhle lo cc,indoda ilele embhedeni iyagula
Usile mfazi yini waze wambulala umntanomuntu kodwa uzobhadala
Indlela enibukana ngayo hhayi shame ngendlela enithe nca bhasobha bhuti u will b next
Losisi uselinde lendoda ife athathe amafa ingakho ngisho angafuni ngisho ukuthola ingane ngaphandle ngoba izokona yonke into kanti vele akasalali nendoda yakhe, shuthi uyasutha lobaba.
Logogo usakhuluma ngekhwapha esegugelwe nayizingalo😅😅
😂😂😂😂😂
😅😅😂😂😂
Ave neyisa kodwa😂😂😂😂😅
😂😂😂i piece ayikho emzansi
Ukukhohlakala...
NEO CELA INAMBA KULOWO SISI NGIFUNA UKUSIZA INDODA YAKHE
Nocc wangakit wadlisa indoda yakhe yavele yayeka umsebenzi yahlalekhaya bahlupheka ngoba kwakusebenza umkhwenyana kuphela cha yona lento yokudlisa umuntu yimbi bayafa abantu ngayo 😢😢 ngaze ngamzwela ubhuti wabantu
Unesono cc wabantu futhi uzojeza ngalesenzo sakho sokubulala ingane yabantu , into ebuhlungu usahlela ingane yabantu ifa nx
Loyo mama aka tshele bakabondoda ukuthi wenzani enganeni yabo njengoba angasayifuni nje ngisho nokulala nayo , udoti lowo mama, awuyena umakoti wena udoti.
Kodwake nine senihleli njani nasondxelana kangaka nalokuhleka kwa cc aai kubi
Sekusele ukuthi babambane ngezandla khona lapho ku sofa
@@nosiphosomniso7533 Kuyishisa kuloya sofa!
Yazi ukube wavele wamyeka wena cc wazicabangela wena wedwa ukhohlakele ntombo n usazophinda futhi wonakele nje
Ngiyinyanyile Le episode nx😢ngoba khona owashona naye edlisiwe, kuhle makuganga wena kodwa ingane yabantu uyidlisile Yona unosathane shame cc wabantu
Hawu ihlazo awulisabi sisi siza lomuntu omufake enkingeni
Koda ucc urong mayethi akasamfuni ekben esemenze kanje..nakho nje ukth umshiye embhedeni uyagula uzosineka la axoxe lento mina ngabe nghleli naye mangphuma ngphuma ngoba ngyofuna usizo lwangempela ukth aphole, haw cc cha ngiyakujaja mina
Sisenkingen thina esizele abafana sisize Jehovah
Ayibo cc siza ingane yabantu. Lento oyenze kumtano muntu ayi lunganga. I pray ukuthi unkulunkulu akujezise ngale senzo esibi kangaka😢
Kubangwa yini? I think it's lack of confidence,, aw, zithembi,, uyidwedwe nje! 😮😢😢
Seniyathandana yini senisondelene kangaka,bhudi wabantu baleka ngenyawo zombili .
Microphone ekusisi. Bengenzela ukuzwakala aw kodwake imicabango yakho
😅
Bahlanganyele imicrophone
Mina nje ngyasaba ukudlisa indoda ngoba kuyingozi bakithi usuke umbulala ephila umuntu
Siyahleka lesalukazi sidlale ngengane yomuntu kobanjalo nakwezakho ingane nondindwa.😢
Kodwa indlela ohleka ngayo cc uzikhulekele nje lapho ingane yabantu iyafa cha unesonto fanele wazi ngelinye ilanga ziyobuya futhi uyobe usukhohliwe stru😢
Sorry my sister wawuthi uyazama nawe gal😢😢
Yazi nokunye okubhlungu ngathi lo my sister uyazivuma ,udlala ngezindlebe zethu.ubani owaziyo mhlampeke manje usyshiya embedeli ehambe eyovula ungazi ubeyaphila la engahlelile uzokwenzani
Msakazi uma umntu ezoletha into afuna nimsize ngayo, kfanele ahlale opposite nawe, ukuze kubukeke kunesizotha,kungabi ile sandwich enilenzayo.Hlala komunye usofa ne client komunye usofa.Sojabula uma kuzwakele isicelo.
Awuzisoli nokuzisola ngoba manje uyahleka uhlekani nje vele gogo wabantu
Wasenza isono Sisi uzovuna okuthsalile
Kodwa sisi uyawubona umokalo osuwezile ngengane yabantu khonalapho awusamufuni awucabange kahle sisi unembeza ukwenzani nje isono yikho kunjena ezweni benibulala kabuhlungu kanti nibadlisile yoh
Yoooo akazisoli nikx locc ngesenzo asenzile im worried ngalobhuti ugulayo lidliso nginomngane owadliswa naye esengumakoti ugulela ukufa manje sisono umangijinga ngise ngifune ukukhala akalutholi usizo at all
Imbuzo yakho mihle bhuti best presenter
Mara losisi uyasejuzana why ..lsisi Wadlisa indoda yakhe ukuthi ingambuzi lutho mayebuya ebufebeni..isfebe sentombazane lesi bheka sesifensa umphathi wohlelo
Ye wemama thatha indoda yakho uyibuyise kuleyonyanga that gave you that korobela so he can reverse that thing.
Manje my sister lendaba iyakukitaza indlela ohleka ngayo ngathi konakele lutho kuwena ngidabukela izingane zakhe nomama wakhe ogulelwa
Losisi asikho isifundo aze naso uzosiqhoshel kwaphela
Lo cc kumele aye enyangeni yakhe izokwazi ukulikhipha uma ihluleka kumele afune ezinye izinyanga zizomsiza esalufuna usizo makapheke inyamayengwenya amphakele yona bese futhi ajwayele ukumkhothisa amafutha engwenya uzame nesiphungosombula unganganise necoke aphuze
Udodi wena nja yaz ubungafanele nokuzostshela lodoti ukhohlakele fuseg futhi
Eyi kwaze kwanzima emhlabeni losisi lo akakuboni okubi akwenze enganeni yomunye mfazi and uyahleka, uzoku shaya uNkulunkulu sisi akwenziwa kanje kusemhlabeni la, siza lo bhuti before it's too late ngoba igazi lakhe liyobuzwa kuwe😢
Losisi ubulala umuntu kodwa usahleka, manje beshona lomuntu acushwe abaye uzothini.Uyawazi umuthi Kahle hle
Mine ngibona katsi nguye yena lo laganga naye babukeni phela.buka sandla sa prisenter seyeme .babukana kanjani 😂😂😂😂.dlisa yena loyo wena cc
Dangerous idliso bakith
Waze wanesono lomuntu wesifazane uthi akasamthandi lomlisa ekubeni wamdlisa 😢eyi waze wanesono
Umsakazi andiboni indlela erongo ahleli ngayo, Ngusisi okumele ahlale kahle cause akubukeki engumfazi nguye ofuna umsakazi.😂😂😂
Lalela la ungasamyeki ngoba uwena omenze leyonto owamfaka yona
Imibuzo yakho ivuthiwe ngiyayithanda bafo, keep it up.
Waze wangcola umfazi, lapho uyasineka umuntu ebangwa nezibi ngenxa yakhe.
Waze wangcansula wesisi..uyahleka nekuhleka mtsakatsi ndzini..umbulalelani umntwanebantfu ngoba nala awusho kutsi utele kutsi utocelela lendvodza lusito bosomane usho nje ekugcineni..umele letimali takhe sikhohlakali..Kepha nako kuwe cc akhona emàdloti akubo nankulunkulu..ubhizi uyanhlinhlitseka la sfebe..Nelo sita lo babe ayohlanta lesidliso saleskhohlakali..nyalo utsi akasamtsandzi akayi nasecansini..bomentani kani
Ungakhohlwa, once washona ubafo uzaba ungumbulali.
Nizo jola nina there way ni bekane nga khona 😂
Ukhohlakele Sisi awuzisoli nakancane you just poised your husband idliso liyambulala umuntu wesilisa afe fi,I hope abakubo bayayazi I voice yakho uyahleka futhi uhlelosa ngaso lesimo osenzile Waze wamumbi ngezenzo manje ngoba usumcuthe wamphonsa awusamfuni,kanti bafunani abesmame Jesu
Kangakanani ngobhuti ombulele? Niyithatha kancane eyokubulawa kweNdoda, mina ukuba owakithi ngabe sikhuluma okunye😭😭😭ingane yomuntu ibulawa kuthuleke, nawe bhuti awukho fair, kithi singabafana
Xa ndimamele, usisi bengazanga kulenqubo ngozofuna amancedo. Uyeva nje nendlela ahleka ngayo. Wish her husband a speedy recovery 🙏
2005 engena ngani umnthakathi uqobo lwakhe seku guge ingalo i wonder ubuso bunjan usazobaqeda ngedliso
Idliswe Lani muntu ngiba mnyeke Adele ukuqonywa manje yahleka awusoli uyibulala ngane yabantu ai cc nesbindi sokuhleka
Usisi lo udlale nges'khathi sika bhuti, umeqeda akafuni kumnika ingane phezukwalokho uthi akasamuthandi, kanti ubemdliselan engamthandi.
Mina ngibona ukuthi ngoba ubhuti usefana nomuntu ofile kuncono naye usesi adliswe bezokhona ukuthandana bobabili.😢
Yooo lo sesi u heartless kulobhuti ....umdlisile maqede akasafuni yena soyajola .....ubhuti webantu uyagula manje .lo sisi ungusathane kahle kahle .uyahleka kungathi yinto enhle lena.😮
Kazi uzalwa wubani doti, nohleko lakho liyasho ukuthi unonkroyi.
Nonkroy kusho kutsini 😂😂😂😂
Nawe nje bhut kuyakuchaza nje lokhu o kwenziwa ilo cc Uma ngibheka
Kodwa ngathi niyafunana... Indlela enihleli ngayo nangendlela asineka ngayo locc