Siyabonga gogo, ndicela ubuza xa kukhala umoya apha ezindlebeni. Lo moya ukhala oko ude undivuse noba ndilele. Even when I am awake, there is always sound of wind blowing and it's loud uthi bha bha bha bha Andazi ndithi, ndicela undicacisele gogo..
@@nonkungcobo7975 eish cc wami manje akasaphendulani umambotho ngisho ifone noma I what's up nhlobo ngisho amaphupho akasawachazi asisazi manje ngoba silana ku legroup ngenxa yaloko ngiyabonga
Siyabonga sis MaHlengi, manje Uma une mbobo encane nnje okhalweni ngaka right ingabe kukhona ekumele ngikuwazi or ngikuqaphele ngalembhobo?? Its not deep its like Ngiphinde ngibe nanabala amhlophe equbuke manje nje engalweni ngasekheapgeni and on my thing again on the right side, ayngithusa lamabala angizalwanga nawo, ngabe kuhlangwne nemimoya yam?
Mbotho, kusho ukuthini ukuphupha izinto phambi kokuthi zenzeke ebomini bakho? Things that I dreamt years ago, are coming true in my life. Kusho ukuthini ukuphupha usilwa kwaye ubulala abantu abanomoya omdaka, evil angels, evil dark men attack me I will defeat them, save people that are captured by these evil/dark angels
Sawubona ma Mbotho. Yo wakhuluma ngento engihluphayo. Le video ingena nje ungiphethe lomsindo endlebeni yakwa right. Everyday Imini nobusuku. Iqale ukhalela phansi manje usu loud lomsindo. Ithula nje imizuzwane iqale phansi. Ikhaliswa okwenzimbi or siren kodwa phansi. Unswinininizo omude. Ngelinye ilanga ukhalile lomsindo kodwa at the same time ngizwe izinyosi zibhuza kulena eyakwa left phezu kwalomsindo onswininizayo. Umbuzoo enginawo, Iyogcina ikwazi ukukhuluma into engizokwazi ukuyi understander na? Hey, ungiphethe lomsindo. Ngenzenjani uma kungekho into engiyibonayo eduze kwam engiyisolayo eduze kwami. Ngicela uphendule u whatsapp yakho. Ngakuthumela i message..
Siyabonga sesi hlengiwe. Mina indlebe tami yacala kuba nomsido 2011. Kodwa mamje seyenza kakhulu ayingiphi kuthula. Ayisa phumuli semgize angisezwa kahle uma bekhuluma nami ngiyabonga 🙏
Thokoza Gogo,
Ngike ngavuswa yiwo lomkenenezo ezinsukwini. Ngavuka ngethuka kakhulu, ngaze ngashaywa uvalo kanti kuzodlula umfowethu omncane ngakusasa 😢. Kanti futhi nginayo nembobo endlebeni. Siyabonga Gogo ngencazelo icacile 🙏
hawu mfwethu niqine niqinisele bo ezinhlungwini enikuzo ,yebo ngane yakwethu iyawubika umoya ongekho muhle mfwethu
Siyabonga kakhulu mama ngivele ngiphile Uma ngikubona.
Ngiphuphe nginikwa I envelope phakathi inama thulusi akusebenza engadini ngabe kuchazani ngyabonga ❤❤❤🙏🙏🙏🙏
invelop isho ukulethelwa okuvunyelwene ngakho kuwe okuthi sekumele ukwenze futhi kuzokwenzeka ikhona ukuthi wena usuke ungazi ukuthi ilento ongayinakile kangako ukuthi izokubeka ezingeni olifisayo kodwa bagcizelela baqinisekise bakutshele ukuthi lokhu ongakunakile ikona okuzokusza uphumelele kuvunyiwe kubusisiwe ngokuvumelana kwedlozi lakho
@@hxmbotho3458 Amen mama ngyabonga🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Siyabonga gogo mina nginendlebe inekinga iyaduma qa angizwa lutho ngingenza njani ukuze ngizwe ayiqaqambi idumanje kuphela
🎉🎉❤ Kwakuhle ukuphinda sikubone. Hhay cha kuze kushintshe ngisho umsindo ezindlebeni kimi.
Camagu Gogo Imf❤undiso yakho iyaphilisa, awazi okwenzayo empilweni zethu ukusikhulisa. Makwande salukazi.❤
sawbon ngcel ukubuza yebo kuyenzeka impela nakimi kuth ngiwuzwe lomsindo onswininizayo kodwa esengakuqaphela kuth mangisendaweni ethule ayahuba amadlebe ami ahuba sengath ulwandle ngabe khona kuchazani ukuhubakwawo ngyabonga okunye kuth ngfun kuza kuwe kodwa angiktholi ocigweni kuth sihlele usuku engzozangalo syabonga ngolwazi 👏
yebo mfwethu cha ngyaxolisa ukungatholakali ocingweni ngike ngithathe 6 ngo soku ngoba ngimatasa mfwethu kodwa ke ukuhuba kolwandle emadlebeni akho kuqinisekisa isimo sokuxhumana kwakho nomhlaba nemvelo edinga ukunakwa uwena ngokuthi ube ngimuntu oyoyibona ngisho ulwandle uvakashele ngakhona ngoba luphethe umsuka wokuzaleka kwakho kanye nemvelonto ekulo ngawe engakusiza uma uyakhona sakuqinisa ukumila kwakho emhlabeni ngokuphathiswa izinsizasbonda zakho ekupheleni kwakho ngokuyalelwa okhokho bakho ngokuthi abanye babo bayokulinda khona olwandle bephethe amandla okuqinisa wena nomoya okumele ukwembathe wabo ngokuhlambuluka uze uxhawule khona
@@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu ngyakuzwa konke okushoyo ngzolukhu ngzama nje ocigweni mhlambe ngoze ngikuthole ameni 👏
Makhosi, siyabonga kakhulu gogo. Mina kuba engathi kukhala izigubhu ezindlebeni, ayikho engihlupha njengaleyo.. ngivele ngithule nje ngingazi nokuthi ngiyenzeni.
cha laphoke nganeyakwethu kusuke kukhuphuka abakini kuwe abakukhumbuza into okumele udlule kuyo uyenze
Thokoza gogo ndyabulela ukwaziswa kuyenzeka loku Kimi ❤
I don't know much bhutwam ...bt I think iziThunywa zakho zikudinga kwinkolo lapho kushawa khona izigubhu myb eZayoni ,KwaSembe, Revelation spiritual Home ,eChibini yabona AmaSonto akanjalo ekwenziwa nezinsebenzo ngaNgamanzi Nezibani ..awuzame Loko kqala..🤍
@@legnashongwe4726 Ngyabonga. Mina mangilele ngiboniswa amaZayoni kwesinye isikhathi ngiboniswa amaNazareth.
Thokoza gogo nami nginenki yendlebe eyodwa ekaright kwesinye iskhathi iyenzengathi kulomuntu obuye washayintsimbi ithinqooo oh kwesinye iskhathi ithi vuvuvu kunengi gogo
Siyabonga kakhulu sis Hle ukusikhanyisela....bese kuba nalomunye futh umsindo othi sshhh lidume nje ikhanda😢
ngyabonga mfwethu umoya okungathi kukhala ushekhasi noma engathi uyathosa umoya wamazwi abantu bakini abasuke bekhuluma ngobuningi kuwe nangokuxhokozela kommbango wokuzwakala kuwe kanyekanye mase kuba isiwishiwishi samazwi ahlangane ndawonye
Thank you Gogo. You brought a lot of clarity to me🙏 May God Richly Bless You ❤
Siyabonga uJehova akuphe njalo Amandla okwenza umsebenzi wakho omuhle emhlabeni🙏
Amen ngyabonga nkosi ikubusise mfwethu
@@hxmbotho3458Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Thokoza gogo, ngicela ukubuza ukuthi uma amadlebe engenawo umsindo kodwa vele ithi thaqa eyodwa noma ngizamula lutho ukuvuleka ngize ngicindezele ngesandla bese ngsdonsa ngamandla ivuleke. Kwesinye isikhathi ngagwinya nje amathe izovaleka futhi.
Siyabonga sisi iqiniso lelo
Siyabonga sisi Hlengiwe ngokusichazela
ngyabonga nami
Siyabonga gogo ngiqeda kungena kodwa sengifunde kunengi unkulunkulu akubusise uqhubeke ngokusisiza
Siyabonga kakhulu maMbotho. Bese sikukhumbule kakhulu ❤❤
Syabonga sesi inkosi isibusisele wena🙏
Mm nginayo leybhobo ai cha ngyabonga ft kyenzeka kimi
❤❤ ukhuluma nami mntomdala....akwande🎉🎉
Siyabonga gogo, ndicela ubuza xa kukhala umoya apha ezindlebeni. Lo moya ukhala oko ude undivuse noba ndilele. Even when I am awake, there is always sound of wind blowing and it's loud uthi bha bha bha bha Andazi ndithi, ndicela undicacisele gogo..
Siyabonga maMbotho, kwande❤
Siyabonga gogo ngokusivula amehlo❤
Ngyabonga maMbhotho ngencazelo yalembobo umtanami womfana unayo kodwa angiyazi ichazani ❤
❤❤
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Amen🙏🏾
Siyabonga gogo🙏🏾
Salibonani linjani mina ngu Ndumiso mina ezami indlebe ziduma nje Zulu kuchazani
Siyabonga Mambotho asisakwazi kuhle ukukubona akosize Lana nali iphupho ngiphupha sisenkozweni umfundisi uyafundisa ngathi siku workshop manje uma efundisa uloku ehamba ngabunye ngabunye ebuka ukuthi senza kahle yini noma sibhala kahle into enjalo nje bese kufika ukuthi kmele eze kimi wafica ngiqoba ama green beans bese engathi ubeka isandla ihlobmbe bese kuzwakala iculo elithi ngizomethemba njalo ngoba uyayazi indlela leso sihlabelelo ngabe ke ngiyaphaphama ngiyabonga kakhulu
Same thing to me, sound like air both ears even ngibhekike😮
@@nonkungcobo7975 eish cc wami manje akasaphendulani umambotho ngisho ifone noma I what's up nhlobo ngisho amaphupho akasawachazi asisazi manje ngoba silana ku legroup ngenxa yaloko ngiyabonga
Amen
🙏🙏🕯️🕯️
Thokoza gogo👏👏mina it's like a bell,some times it come like heat that burns my eyes and it's painful 😢
Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?
Namhlanje ngifundile ukuthi zishoni lezinsimbi ezindlebeni sengizoku naka loko,ngiyabonga kakhulu
Sibonge kakhulu, ngenchazelo, ngiwuzwe izolo nje ngizenzela iwashingi yakhala into umsindo onjalo endlebeni yadonsa nje into kodwa ngaqhubeka nokusebenza, kodwa ekugcineni yaphela ...! Imbi labantu banomona bo!
Siyathokoza, Baie Dankie, Realeboga, Inkosi iiiii, Siyabulela Gogo Mbotho
Siyabonga ngencazelo ngicela ukubuza insunpa emzimbeni inkulu nje ishoni
Sisi wam uyaphila ngiyabonga ngolwazi nokubonisa isizwe sakwantu indlela yokuphila❤
Mina i live with it 24/7 since i was born now im 41 year's old, when i was a child i thought everyone is like that
Nami
Me also
Also thought everyone is like that. Until I knew about it
Kumina kukhala amanzi nezinyoni ngiyaya wmanzini koda awupheli
Gogo HMbotho ngingu David MOTAUNG eMbalenhle eSecunda umbuzo uthi kusho ukuthini uma ushaya umiuntu usashona umehlula ngiyamazi lomuntu ngiyabonga
❤
Syabonga Gogo omuhle!🙏
Thokoza gogo, ngiyabonga kakhulu ngi naleyo nkinga isho ubusuku emini, engikuqaphelayo Uma Ike yaqala suke kukhona into embi esuke izokwenzeka, kumina noma emndenini.
Kuyenzeka gogo kimi lento😢
Thokoza Gogo nami nginayo leyo mbobo
And nginokuzwa umsindo ezindlebeni zami angathi ngabantu abatshaya something or isimbi
Thokoza gogo mina nginenkinga awami amadlebe ahlezi eluma
Sawubona gogo.. ngicela ukubuza ngiphuphe umuntu enginika imali nesikhwama esinemithi wacela ukty ngimezele losebenzi ...Gogo imali sengitholile ngingenze njani kulesimo
Sibonge 🙏 kakhulu gogo
Mna ngyakubonga kakhulu maMbotho you mean a lot to me
Soyabonga MaMbotho ❤
Ngicela ukubuza uma ungasaphuphi nhlobo kusho ini
Siya bonga
Ngiyabonga mkhulu ngokusinikeza ulwazi olungaka,konke okomsindo nendlebe eneshasha elingavamile nginako and kuma nginakisisa izenzakalo mangibonge
Ngiyabonga incazelo kudala nginalenkinga yomnswininizo
Siyabonga sis MaHlengi, manje Uma une mbobo encane nnje okhalweni ngaka right ingabe kukhona ekumele ngikuwazi or ngikuqaphele ngalembhobo?? Its not deep its like
Ngiphinde ngibe nanabala amhlophe equbuke manje nje engalweni ngasekheapgeni and on my thing again on the right side, ayngithusa lamabala angizalwanga nawo, ngabe kuhlangwne nemimoya yam?
Sbonge gogo lonke ulwazi
Ikhalela phansi futhi
🙏🙏🙏🙏
Thokoza gogo mina umsindo wensimbi unokungifikela kodwa ngingazi ukuthi kuchazani and ngiyayimamela ikhale ize ithule kodwa ngingezwa mlayezo kufanele ngenzenjani?
Thokoza gogo ezam zikhal engathi khon amanzi, kusuk kwenzalan?
Hhay ngyabonga mntanethonga lento yenzeka njalo kimi ngize ngithi ngizohlanya mina
Saze sabonga, ngathi ubuthunyelwe kumina, izindlebe zami ziqale 4months ago ukubanga umsindo ngagcina sekuba yinto engiyijwayelayo, I am self-employed and imisebenzi angisayitholi kunzima kuvaleke yonke into yami sengize ngathola ukuthi kunesilwane engabelethiswa sona kwelinye isonto engangivakashe kulona. Angazi ngingasizakala kanjani akusemnandi manje nezingane ziyalamba kwayindowo engihlala kuyona ngicishe ngaxoshwa kuyona ngoba angisakwazi nokukhokha I rent.
Ngisacela ungisize ngingenzenjani ukuze ngilwe nalezilwane ezithunyelwa kumina ngoba nasejukhulekeni ngiyakhuleka kodwa amandla abuye angiphelele😢
Waqhamuka usumuhle.kanje ma mbotho
bengingazi ngembobo edlebeni yazi, akuve inuka, 😂
😮😮😂😂😂
Ngaze ngakudinga ss Hlengiwe
Ngahleka omunye ekubuza ukuthi ungowakwa Mbotho or Mbothoke 😅ei Mahlengi
Sawubona gogo kuchazani ukuphupha baku hijacker
Kodwa gogo why ungaziphenduli izincingo zami😢 ngyakudinga bakithi.
Hlengiwe osihlengayo😅 cela ukubuza kuchazani Uma ingane ineSbhono inkaba?
Mina impilo Yami gogo ukukhala kwecilongo noma ize ivaleke indlebe bese iyanyaka indlebe futhi gogo ngihlushwa ukhuluma kwezindlebe kakhulu
Thokoza gogo uma amadlebe avaleke ngzwa kwenziwa ni
Uyichaza kahle lento gogo .
🙏
Awusemncane
Sisakhuluma ngomsindo ngoba sekwaba impilo yami, mina ngicela ukubuza uma ukukhala kwenyendle ku affect indlebe, kube ngathi ikhala endlebeni ize ingathi iphakathi,hayi mina ngiyabikelwa uma ngizwa kuqala ihlobo
Thokoza Gogo Mina zindlebe zame siya ngwayisa wonke malanga e bosigo ngi lala nge earburds nga phansi ka mxamo
Thokoza gogo mina indlebe yakwa left iya tswininiza bese kukhale impempe
Ngicela ukubuza uma ngiphupha kumuka izingubo zami nomfula ebengikade ngiziwasha kuchaza ukuthini
Kusho ukuthini ukuphupha umuntu ogundile kusho ukuthini
undodakazi wami ona 9yrs unayo le mbobo endlebeni yakhe and azange ngize ngiyicabangele ngalendlela oyichaza ngayo
Camagu Cc, then wenzani xa ungawuva umyalezo lowo uthunyelwayo?
This happens mostly uma ngihlabelela noma ngithandaza
Ngibingelele ma MBOTHO akengibuze mhlawumbe ungangicacisela ngalokhu )kusho ukuthini uma uphupha utsheleka imali kumuntu yena ekunike imali ewu R2 rand oyiphepha Lona omdala owawukhona ungakabikhona Lona owawuyi silver ngibonga
Mbotho, kusho ukuthini ukuphupha izinto phambi kokuthi zenzeke ebomini bakho? Things that I dreamt years ago, are coming true in my life. Kusho ukuthini ukuphupha usilwa kwaye ubulala abantu abanomoya omdaka, evil angels, evil dark men attack me I will defeat them, save people that are captured by these evil/dark angels
Those are Tinnitus gogo, abantu abaye kodokotela wendlebe bazosizakala. I
Kum indlebe yase ryt yhoo bangathi yimvula nomoya ngancedwa ntoni
Amen 🙏
Amen
Sawubona gogo ngicela ukubuza ukuthi kuyini uma njalo uthandaza uvele uzamula njalo uma ngiqala nje ngivele ngizamule
Nami nginayo futhi leyonkinga yokuzamula njalo mangiqala ukuthandaza.
Mina lomsindo ukhala every night when I sleeping or sometimes not uyakhala ukuthi uthula nini angazi
Thokoza Gogo ei Mina yangihlupha leyonto gogo ikhala emadlebeni omabili nje
Gogo cela ukubuza kushoni Uma zophupha une tattoo nje
Sawbona sis kusho ukuthini ukuphupha ama alien ekupha amandla?
Mina I heared like a tractor sound very very lound in my ears,I was going crazy ,i even went to the doctor and he said my ears are ok
Mina ngiyifaka drop of oil
Ngicela incazelo Lana ngiphupha ngazuthi ngibhale incwadi ngabonga umsebenzi manje ngazuthi sekufike abakhulu njenge MEC manje eyesifazane ifika iphethe I shirt lemibala exubile ithi bazongibonga njengoba benhisebenza manje sengiyahamba ebese ngibuza ukuthi njengoba ngithi sengiyagcina manje masengifuna ukubuya bazavuma yini ebese ethi cha ngeke ngisabuya ngabe sengithi cha angisahambi ke ngiyaqhubeka nokusebenza ebese ethi ucela ngimazise ukuthi soloko ngisebenza Lana bangiphethe kanjani kwabonakala ngingathandi ukuchaza ngoba uvesani wangibuza ngomuntu vele okuvele wangihlukumeza soloko ngaqashwa ngabe sengiyaphaphama ngiyabonga kakhulu ngingajabula uma ungangichazela
Sisi Hlengiwe iyiphi inamba otholakala kuyona ka WhatsApp??
Ngiyabonga salukazi, mina sokule 13 kungi hlupha angazi ukuthi ngithini? Ngake ngafaka amafutha enhlathu, kwama kwaqala futhi phansi.
Ngicela ukubuza kulonyaka ayigezelwa yini imimoya na noma kukhina inkinga ngibona ungasho lutho ngiyabonga
Iyagezelwa mfwethu
Sawubona mfewethu ngicela ungitinte kade ngiku whatsapp
Sawubona ma Mbotho. Yo wakhuluma ngento engihluphayo. Le video ingena nje ungiphethe lomsindo endlebeni yakwa right. Everyday Imini nobusuku. Iqale ukhalela phansi manje usu loud lomsindo. Ithula nje imizuzwane iqale phansi. Ikhaliswa okwenzimbi or siren kodwa phansi. Unswinininizo omude.
Ngelinye ilanga ukhalile lomsindo kodwa at the same time ngizwe izinyosi zibhuza kulena eyakwa left phezu kwalomsindo onswininizayo. Umbuzoo enginawo,
Iyogcina ikwazi ukukhuluma into engizokwazi ukuyi understander na? Hey, ungiphethe lomsindo. Ngenzenjani uma kungekho into engiyibonayo eduze kwam engiyisolayo eduze kwami.
Ngicela uphendule u whatsapp yakho. Ngakuthumela i message..
Makhosi ngiyabonga kakhulu. Kade ngafusa ukwazi ukuthi lokhu kusho ukuthini. Ngihlezi ngizwa izinsimbi emdlebeni ami ngezihlalele
Ngiyabonga Camagu, Makhosi
🙏🙏🕯️🕯️
Ngahleka omunye ekubuza ukuthi ungowakwa Mbotho or Mbothoke 😅ei Mahlengi