INGELOSI YESITHUNYWA MAYIFIKE KUWE

แชร์
ฝัง
  • เผยแพร่เมื่อ 7 ม.ค. 2025

ความคิดเห็น • 288

  • @AMOYANDY4995
    @AMOYANDY4995 2 ปีที่แล้ว +14

    Aw kodwa MaMbotho syabonga mama🙏, impela uyahlahlela uyphiwe lento, ngithy nje akwande🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @ThembisileShabalala-fi9nl
    @ThembisileShabalala-fi9nl 6 หลายเดือนก่อน +2

    Amen gogo uma uye esizibeni wabona umnikazi wamanzi than after uyasindelwa ngingenzenjani ukuthi ngingasindwa emahlombe amen emakhosin

    • @cindyloupercindylouper2909
      @cindyloupercindylouper2909 6 หลายเดือนก่อน +1

      Amen gogo ngcela ukubuza Uma unenkinga you've learned ufikelwe umunyu use ubenesibibithwane kuthi hayiza kakhulu

    • @BusiShongwe-f9g
      @BusiShongwe-f9g 5 หลายเดือนก่อน

      Uma phupha nkosazani yamanzi kusho ukuthn

  • @tintswalopenelope6997
    @tintswalopenelope6997 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ukusifundisa, ngihlezi ngzamula ngize ngiphume inyembezi bese umoya yam uphakame ngiphefumulele phezulu. Now i understand kodwa ngibe ngingakwazi nokukhuluma kuthi ngithule noma ngimemeze.Ngizofunda ukuthi ngikhulume ngalesoskhathi

  • @SerameMokgosinyane
    @SerameMokgosinyane 2 หลายเดือนก่อน

    Amen gogo...siyabonga for lonke ulwazi...i luv your videos...

  • @RoseTwalinyati
    @RoseTwalinyati ปีที่แล้ว +1

    Ndiyabonga gogo ndivile mna ngku bendingaqondi❤😊

  • @thulanizweni2616
    @thulanizweni2616 2 ปีที่แล้ว +2

    Thanks Sisi ndifumana llikhulu kuwe ngencazelo uthixo akugcine

  • @pammap9793
    @pammap9793 2 ปีที่แล้ว +5

    Thokoza ma Mbotho. Ngicela ukubuza ukuthi manje kumele wenzenjani uma amadlebe ayaluma, anomsindo onswininizayo, amehlo abenobuthongo, ukuzamula kugeleze izinyembezi kodwa bangakhulumu or ungezwa ukuthi bathini. Njengencazelo yakho sesiyazi ukuthi basuke befikile kodwa awubezwa.
    Yini okufanele uyenze ngaleso sikhathi kwenzeka lokho, nokuthi wenzenjani ukulungisa ukuze ubezwe. Ngiyabonga

    • @AveNtinzi
      @AveNtinzi 4 หลายเดือนก่อน

      same here yhazz I wud love to here

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 2 ปีที่แล้ว +1

    Makwande Gago!🙏 Syabonga kakhulu ngokkhuliswa!🙏

  • @MichaelKhumalo-v3c
    @MichaelKhumalo-v3c 11 หลายเดือนก่อน

    Thokoza gogo.ngiphuphe ingilosi bathi iwile ngaya ngempela nga sondela eduzani.indeed he or she looked like an angel inwele zimhlophe ubuso ngobomlungu .with white feathers and wings. Ismamga yikuthi i didn't see if he /she was dead or alive.ingabe kuchazu ukuthini gogo

  • @rosengwenya1865
    @rosengwenya1865 2 ปีที่แล้ว

    Sawbona cc ngcela ukbuza ngabe kuchazan ilokhu ngithe ngihlezi ngibheke ifoni ngazbona sengikwebye indawo excellent izihlala eziqhakazile kunezimbali ezimhlophe nezi purple and pinky ,intKaza kamnandi ngathi kuheleza umoya,
    Bgabeka ifon ngathi ngivala ameliorate jwaphinde jwabuya lelo film kungenze cishe imini Yonkers, ngiyabinga

  • @nqobilezondi6153
    @nqobilezondi6153 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga cc bengicela ukubuza kuchazani ukuphupha usebunyameni bese kuvele inkanyezi ikhanyise ihamba nezingelisi ezimbili kuthi lapho uyowa iqhume njengo sikwebhise lesi esikhanyisayo maqende kukhanye

  • @JabuGumede-h1s
    @JabuGumede-h1s 2 หลายเดือนก่อน

    Syabonga gogo uyayibeka indaba icace bha

  • @ceceirrehman669
    @ceceirrehman669 2 ปีที่แล้ว +1

    Aaay gogo you are so gifted iNkosi ikubusise most yezinto ozithintile ziyenzeka kimi njalo ngo6 kunomuntu ongiqalela iculo ngiyalivuma ngiphithizele ngihambe ngiyokhuleka ekuseni futhi emsebenzini ziyasukana ayahlukana. Vele welaphe mtanedlozi akwande.

  • @nombulelonzima3709
    @nombulelonzima3709 2 ปีที่แล้ว

    Uyisibusiso empilweni yami ,, sent from abouve maHlengie

  • @samokuhle86
    @samokuhle86 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu gogo🙏 ngokuchaza kabanzi, your post is really helpful to me. Ngicaciselekile kakhulu ngokuningi. May God bless you for us🙏♥️🙌

  • @ntuthukomthethwa2526
    @ntuthukomthethwa2526 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ngezincazelo,ngicela ungichazele leliphupho,kuchazeni ukuphupha izinkunzi zilwa kuthi kusenjalo kuqhamuke izinja zizilume lezinkunzi zihlukane enye zayiluma inxeba elikhulu emlenzeni.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kubika ukulwa okukhona emndenini ongasekho kuyaliwa kuyabangwa kakhulu mfwethu Ntuthuko uma ungakwazi ukufona ungibuze ngalo leli phupho ngizokutshela ukuthi kumele wenzenjani 061 400 7521

  • @Elevationwithpalesa
    @Elevationwithpalesa 7 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga Makhosi 💚🤲🏾
    Your channel is so helpful !

  • @Water596
    @Water596 ปีที่แล้ว

    funny thing i started singing 2day then this comes up at number 1😢ingelosi yam bethuna

  • @losthuphadlamini4541
    @losthuphadlamini4541 2 ปีที่แล้ว +6

    Ingelosi efika ngesimo sovalo ungenzenjani ngoba ku uncomfortable kakhulu.

    • @NomsaZulu-t6g
      @NomsaZulu-t6g 9 หลายเดือนก่อน +1

      I also have the same feeling most of the time..

  • @lettienkwanyana3166
    @lettienkwanyana3166 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga ukusisiza gogo, ngicela ukubuza ukuphupha umkhonto,neshoba nesikhali esiyisiphambano ngiziphethe,kusho ukuthi I?

  • @duduzilenkosi
    @duduzilenkosi 2 ปีที่แล้ว +2

    Siyabonga Sisi with your helpful posts, makube yizibusiso zodwa🙏🏾
    Mina lomsindo uyabakhona emadlebeni, uthi mawuqala ngime ngivale amadlebe uze uphele lomsindo kodwa angazi ukuthi kusho ukuthini loko. Futhi amadlebe anokuluma kube ngathi ngizosangana ngingazi ukuthi kwenzakalani.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngifonele ngizokuchazela ubuze ngayo lento eyenzeka kuwe 061 400 7521

    • @duduzilenkosi
      @duduzilenkosi 2 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 ngizokwenza njalo, ngiyabonga🙏🏾

  • @SiphesihleWarrenGwala
    @SiphesihleWarrenGwala 9 วันที่ผ่านมา

    Mm mm wakhulyma nami amaculo enginawo ❤❤

  • @zimasaluphondwana1591
    @zimasaluphondwana1591 2 ปีที่แล้ว

    Camagu gogo thanks ngemfundiso siyabonga 👏🏿👏🏿👏🏿

  • @iiratonkosi3665
    @iiratonkosi3665 2 ปีที่แล้ว +1

    Sisi hlengiwe kushokuthini ukuphupha uhlabelela iculo le gospel, khonalapho ephusheni kuchamuke abantwana abacoke ama join la green bahlabela kanyenami. And mine ngihamba phambikwabo bona beza ngemva. Sithe sisahamba njalo sahlangana nomlisa ocoke okumhlophe sahambanaye. Ngasengitjela labantwana kuthi bangangishiyi ngoba mine nabo kumele siye kudekakhulu. Ngiyabonga ngizozwa from you 🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      ngicela ungifonele ubuze ngakho lokhu 061 400 7521

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi8877 2 ปีที่แล้ว

    Thanks cc cz ndiyathanda ucula amaculo endiwaqambayo bt bendinga nakile bt ngku ndiyazi uba ibisenziwa yintoni and bendingawa bhali phantsi be bless 🙏🏻🙏🏻🙏🏻

  • @JabuGumede-h1s
    @JabuGumede-h1s 2 หลายเดือนก่อน

    Ngiyabonga kakhulu gogo ngicela ukubuza ukuthi itraining ithatha isikhathi esingakanani ngafa yilezozinto ezibuhlungu emzimbeni

  • @SandileNxumalo-w1n
    @SandileNxumalo-w1n 4 หลายเดือนก่อน

    Siyabonga wuhle umsebenzi wakho

  • @mziwenkosijeffrey8520
    @mziwenkosijeffrey8520 2 ปีที่แล้ว

    Washaya mntanethongo, konke osukuchazile kwenzeka kimi, Ndlondlo 🙌

  • @maphefomakapanemakapane7652
    @maphefomakapanemakapane7652 2 ปีที่แล้ว +1

    Thank you Gogo. Ngiphupha ngiya e Thuneni I laka gogo wami, and ngimphathele umxamelo omhlophe. But when I get there there are three people standing next to the grave, 2 of those people are passed on and the other one is still alive. So I didn't continue with the visit

  • @bhekumndenikubheka4066
    @bhekumndenikubheka4066 ปีที่แล้ว

    Amen Gogo omuhle ❤❤

  • @tholakeleaugustine2367
    @tholakeleaugustine2367 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga ngencazelo Oliphant zona ngoba asive singanaki.Ngicela ukubuza ukuthi uma endlini uhlushwa igundane.Noma ungalinika noma uhlobo luni likapoison liyawudla kodwa lingafi futhi limandla ekamelweni lomfana

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      akusilo igundane nje lelo kodwa into eyakhiwe ukuzotshontsha izinsila zenu kanye nokuzwa enikuxoxayo

    • @tholakeleaugustine2367
      @tholakeleaugustine2367 2 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 Ngiyabonga uJehova nezidalwa zakini zikungcine zikukhulise👏👏

  • @mogalekganya
    @mogalekganya 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga Ndlondlo enkulu sbonge mtane nkosi👏👏

  • @londekaimmaculate5295
    @londekaimmaculate5295 2 ปีที่แล้ว

    Syabong cc ngicela ukubuz Uma kuthiwa uvaliwe umuntu thizeni usizakala kanjan tholukuth awusakwaz ngisho ukuphupha noma uwakhohlw

  • @victorncube591
    @victorncube591 ปีที่แล้ว

    Ukuphupha mazi nofula omkhulu ugene kuwona uhaphasi uzeuthole asintempisi kushoni sisi

  • @roselinemahlangu8449
    @roselinemahlangu8449 2 ปีที่แล้ว

    Syabonga mambotho 🙏ngemfundiso yakho engaka,God bless you cc.

  • @lydiamtshali7355
    @lydiamtshali7355 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga gogo.

  • @puritytabete2149
    @puritytabete2149 2 ปีที่แล้ว

    Molo cc.... ngijabulela indlela osivula ngayo amehlo.....iyancomeka.
    Ngicela ukubuza kwenziwa yini uma uzobona kuphithizela izinkanyezi emehlweni bese ngigcine ngishaywa ikhanda elibuhlungu

  • @cynthiamakhathini7952
    @cynthiamakhathini7952 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo mina ngiyazamula kuzezekuphume izinyembezi nginokubhodla njalo amahlombe ayasinda anyazime kubengathi ngizobona inyoka ngicelungicacisele gogo

  • @LindiweMantengu
    @LindiweMantengu 7 หลายเดือนก่อน

    Yebo gogo kunjalo ngyawahlanganisa ngiphila ngakho 🙏

  • @angelmoagi2517
    @angelmoagi2517 2 ปีที่แล้ว

    Thank you sisi. Konke lokhu kuyenzaka na kimi. Especially amadlebe alunywa every day. Angaz noma kuyahlanga yini, ngiphuphe ngizibone ngime phezulu kwetshe emuva kobonda lwase mpophomeni.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngicela ungifonele ubuze ngalokho 061 400 7521

  • @hlengiwemhlophe2212
    @hlengiwemhlophe2212 2 ปีที่แล้ว

    Sibonge sis Hle, uma uthi uyakhuleka emnyango usalhulela kubelesele inyendle iloku ikhala ithule kushoni, ngiyithola kanjani ino. Yakho ukuze ngifawne ngixoxe umlomo nomlomo 🙏🙏

  • @cynthiamtshali1954
    @cynthiamtshali1954 2 ปีที่แล้ว

    INKOSI ikubusise gogo. Amen, amen and amenRa

  • @thulisilesibanyoni7340
    @thulisilesibanyoni7340 2 ปีที่แล้ว

    Yebo Sisi mina ngaphupha ugogo athingize ngizothatha into zami,futhi ngaphupha anginika ijazi elimhlophe lase sunjoin

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga sisHlengi, inkosi ikubusise.
    Yini ongayenza, noma mhlawumpe okumele uyenze uma isifikile🙏🏾

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngicela ungifonele khona ngizokuchazela okuqondene nawe ngokuzamula okwenzeka kuwe mase bgikuchazela ukuyhi wenzenjani ngakho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      061 4007521

    • @sindyndela9633
      @sindyndela9633 ปีที่แล้ว

      Camagu gogo utsho kum Kanye ndiyazamula ngibhodle but kungabikho lutho amadlebe nawo I'm confused

  • @ntombifuthizulu1077
    @ntombifuthizulu1077 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu cc ngencazelo yakho sifunde kakhulu 🙏🙏🙏

    • @elsiemoloantwa4266
      @elsiemoloantwa4266 2 ปีที่แล้ว

      Sawubona gogo...do you do consultations uma umuntu efuna usizo...?

  • @sibongilemseleku1342
    @sibongilemseleku1342 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga mama unginomubuzo lah kusukhe kutheni mengabe uthi ukuluma no muntu mase ubona isithunzi ngambe so muntu wesilisa kambe owesifazane

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      angizwa kahle ngicela ungifonela 061 400 7521 ungibuze ngayo lendaba

  • @bamphikabamazi3265
    @bamphikabamazi3265 2 ปีที่แล้ว

    Thokozani Gogo
    may please make a detailed video gobongo on why it should be use, how to use it, with what it used etc thanks

  • @christinamakhaya6292
    @christinamakhaya6292 2 ปีที่แล้ว

    Ngibonge gogo mina nginenkinga ejwayele ukungenza uma ngivuma ngiyazamula de kume inyembezi ngibhodle

  • @thabanemkhize9228
    @thabanemkhize9228 5 หลายเดือนก่อน

    Syabonga kakhulu

  • @kasiboymaduzimafelanyimpin2316
    @kasiboymaduzimafelanyimpin2316 2 ปีที่แล้ว

    ngibonge sisi nginokhuphupha umfula ngigeze nabanye engingabazi but njalo mangigeze aliyenzekhi iphutha ngingaqondani nengwenya njalo mangiyiphupha iyangiqonda ifikhe ingigudluze enyawene . ukhuqondana kwami nayo ngiyangena yona iyaphuma but ayiyeki ukhungigudluze Kanye no xamu. but lawamaphupho ngiwaphupha mangabe khukhona engikwenzayo ngibonge

  • @nomsanxumalo7415
    @nomsanxumalo7415 2 ปีที่แล้ว

    Ngicela ungisize Cc angazi ukuthi ngikusiphi isigaba. Kanti futhi ingelosi yami ayivumi ngihambe ngibuza kanti futhi nami angazi lutho ngedlozi nangezingelosi ngaba ngikhule ngingumuntu okhulela enkonzweni yabasindisiwe.

  • @lungilengubane4388
    @lungilengubane4388 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona maMbotho😇uyisbusiso empilwen zethu ezinye izinto osifundisa ngazo siyazibona ziyenzeka futhi syabonga ngafokunela cc sagcina singasayiqedanga inkulumo yethu ukuthi mawunalezi mpawu zokuth wembethwe ukhokho ongamaz kumele wenzenjan ogobela basitshela izinto ezihluken omuny uthi uzoqala igobongo omunye uth angeke uliqale igobongo awumaz lo kuyena olifunayo🤔lapho ngvaleka nokuya etoilet 7days ngze ngsizwe uchatho ngicela onolwaz owasizakala angsize nami ngyabonga🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      ngicela uphinde ungifonele cc ngyaxolisa kakhulu kuningi okungiphazamisayo kwesinye isikhathi kodwa ungapheli amandla kuzolunga ngizokuchazela okufisayo

    • @lungilengubane4388
      @lungilengubane4388 2 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu maMbotho iskhathi osipha sona god bless you ngzokwenzenjalo 😇🙏

  • @29nn23
    @29nn23 2 ปีที่แล้ว

    Sisi watched this video 2 times, second time oko ndizamula kakhulu and I haven't zamula this much, cela ubuza why.. ndizamula kangaka nje ndikbukele le video. Thanks sisi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kusuke kuvuka isithunywa sakho

  • @dineonkhobo7050
    @dineonkhobo7050 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga gogo ukufunda ezinye Izinto zenzeka kimi kodwa bengingaqondisisi kahle

  • @ntombinxumalo7712
    @ntombinxumalo7712 ปีที่แล้ว

    Siyabonga kakhulu izinto ezingenzayo kodwa ngisuke ngingazi konke okushoyo kuma video akho kuyikona mina ngiyaye ngiye ukuzelula kuthi kuhleliwe nje kumnandi sengiyazamula kuze kuthi angikhale sometimes kufike iculo ngithi asithandazeni lapho ngizobona ngisemoyeni kodwa ngingaboni lutho . Komunye mangikhuluma nomuntu ocingweni ngizizwe engathi ngingakhuluma yonke into ngize

  • @nhlanhlosnkutha5999
    @nhlanhlosnkutha5999 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona sis. I was told I have isthunywa and sphakeme. I dreamt of injeti and white cloth to buy those. Hence I don't have money yokukwenza lokho izolo I couldn't walk idolo lami belibuhlungu
    Yini engayenza ukwehlisa izinhlungu. Thank you

  • @phakamisanindebele396
    @phakamisanindebele396 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo,bengicela ukuphuma kancane nali iphupho liyanghlukumeza,ngsize ungchazele lona,ngphuphe mangfaka isandla ekhanda lami phakathi kwezinwele siphuma sigcwele ngobuhlalu obumnyama Kaz engabe kuchazani lokho gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kusho ukuthi wena unedlozi elikuwe kodwa kunokugangwa okwabakhona futhi basabuqhuba namanje ngaleyondlela udinga ukuthi uqale uhlambulule amaliba akini ngamanzi ukuze kusuke lezizinto abazenza mase liyahlambuluka idlozi mase uyaqala ukulandelela okuthize kwalo ngoba balimbhathisa ngezinkukhu ezimnyama eziwu 4 kuthiwa inina enithe nibapha zona ngoba bezama ukuniphambanisa nalo ingkho kuvela lobuhlalu kuwe buvezwa izithunywa zakho ezingabuphakamisi lobu buhlalu phezu kwakho ngoba zazi ukuthi akuwena owenza lokho kodwa abathize bezihlobo zenu bagangile ngani

    • @phakamisanindebele396
      @phakamisanindebele396 2 ปีที่แล้ว

      @@hxmbotho3458 Thokoza gogo,ngiyavuma mna unesiphiwo shame,sengathi iNkosi ingakugcina esandleni sayo somusa,nabangaphansi komhlaba mabaqhubeke bekwambulela ubasize abantu abasenkingeni yokuhlutshwa yimimoya,keep up the good work,may the Lord bless you 🙏

  • @nkosenyemkhize1215
    @nkosenyemkhize1215 2 ปีที่แล้ว

    Amen mina gyacula kakhulu ngicula nassbusuku konke lokhu okushoyo kdw kugcina ksnjalo angizwa lutho ft agboni lutho kwenziwa njani kulesimo?

  • @banjani3732
    @banjani3732 11 หลายเดือนก่อน

    Gogo ngiyabingelela.Kùsĥoni ukuphupha umculo omnandi kodwa oyiharming ongaphimiseli amagama.

  • @lulamasithole7828
    @lulamasithole7828 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza gogo,nginephupha elingihlupha iminyaka njalo ngiphupha ngiphakathi kwezangoma ngathi ngivukwa humoya kodwa ngihluleke ukukhuluma izwi lingaphumi noma ngise Nkonzweni ngivukwe humoya kodwa izwi lingaphumi noma mangithi ngiyacula enkonzweni izwi lingaphumi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kubika ukuthi kunedlozi elikhuphukayo ngawe kodwa sekumele uliqonde ulazi ukuthilikhuwe ukuze uzolisiza ulikhiphe ezangomeni mase uyalihlambulula mase liyaqala lisebenza ngesithunywa somoya liyobe seliyakhuluma manje nje kudingakala ukuliqonda nokulisiza kuze lizovuleleka

    • @lulamasithole7828
      @lulamasithole7828 2 ปีที่แล้ว

      Ngyabonga cc,manje ngixakwahukuthi ngizokwenza kanjalo lokho ngoba nasekhaya abazi lutho,abazi nokuthi yini umsamo

  • @khanyisilendzinisa2009
    @khanyisilendzinisa2009 2 ปีที่แล้ว

    ngikuzwa Kahle Sisi siyabonga,cha siyafunda ngempela

  • @mbingeleliwalter7685
    @mbingeleliwalter7685 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona sisi hlengiwe ndicela ubuza ingaba kutsho ukuthini uphupha udriver imoto kwenzeke icar accident. Selindifikele kaninzi eliphupho ,sabulela ngemfundiso zakho mambotho👏👏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kusho ukuthi kunabantu abakonla impilo yakho bayibambe ukuthi ungaqhubekeli phambili imoto isho indlela yempumelelo yakho uma ifa kusho ukonakala kwezinto zakho uma iba kwi ngozi kusho ukuthi uke uthi sewuyayibona into oyenzayo isiya phambili mase iyonakala

  • @vuyisilezulu2590
    @vuyisilezulu2590 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga sisi Hlengiwe uyasakha ngcono sengiyaqonda mina ngivele ngithuke ngicabange ukuthi sengiyashona umoya musudonseka

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngyabonga kodwa nje usuke ungeke ube nalutho kona kubuhlungu futhi kuyathusa

  • @zamamgabisa5090
    @zamamgabisa5090 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga sisi kakhulu

  • @nozabelonombewu3640
    @nozabelonombewu3640 2 ปีที่แล้ว

    Siyabanga sisi ngemfundiso ephilisayo ndicela ukubuza xa idlizi lingakhulumi but likubanisa yonke into ngethongo likuxelela negama omele ubizwe ngalo mele wenzenjani🙏🏽

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      nayi number 061 400 7521

  • @29nn23
    @29nn23 2 ปีที่แล้ว

    Enkosi sisi you the best
    Cela ubuza sisi mna I was told ndine Sithunywa... Everyday ndibona I light eqhitha fast around me I always felt iknona into but andiyazi mandithini, coz everytime I fika I just see it ndihlale nje and do nothing. So what I must do plz because now that ndikbukele le video you have opened my eyes, now I know that uba it's isithunywa that wants to communicate but now what do I do sisi. Thank you.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngizokuchazela efonini nayi inumber ungibuze ngayo lendaba 061 400 7521

  • @corneliusshungube6709
    @corneliusshungube6709 2 ปีที่แล้ว +3

    Sawbona sisi ngabe ukuzamula njalo uma uthandaza kusho umbiko othize

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      YEBO kusho umbiko okumele uwudlulisele kwabaseduze nawe olethiwe kubo noma ekhaya lakho noma lapho osuke ukhona kwabathize abaseduzane newe ngalesosikhathi unabo

  • @njabulobhebhe7145
    @njabulobhebhe7145 2 ปีที่แล้ว

    Gogo ngilephupho leminyaka lingihlupha ngihamba ngifuna ukuya ekhaya kodwa ngizophaphama ngingafikile ekhaya

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kusho ukuba sendaweni engaqondile kahle kuwe manje idozi lakho liye likubheke ukuthi ukuphi mase likuthola kodwa lingakwazi ukubuya nawe ngoba ungeke vele ufike la bekufuna uye khona okuyikhaya eliqondile kuwe lelo abafuna uye khona nokuthi nje umndeni wahlakazeka kulona manje bazama ukuwuqoqa

  • @angelmaphutha
    @angelmaphutha 2 ปีที่แล้ว +4

    Thank you Gogo. What happens when you're falling at church. Ngikhuluma ngokuphathwa umoya enkonzweni kodwa ungazi ukuthi inkinga yakho ini

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +3

      kusho ukukhuphuka kwesithunywa kodwa ngicela ungifonele kjona ngizokwazisa 061 400 7521

    • @zinhle1142
      @zinhle1142 2 ปีที่แล้ว

      Amen cc hlengiwe syabonga kakhulu ngokusipha ulwazi ngamaphupho ngcela ukbuza ukuthi kuchazani ukuphupha useskoleni emabangeni aphansi kushaye usuku lokulanda imiphumela kubizwe igama lakho niphase nibe babili nithole itifiketi kuthiwe nisebenze kahle ngisuka primary sengiye high school

  • @isaacxubuzana6124
    @isaacxubuzana6124 2 ปีที่แล้ว

    Zodwa Nonjiko
    Ngiyathemba uyaphila cc
    Ngelinye ilanga Ngisembenzini kuseduze ne shopping centre manje ngifuna ukuyothenga unyawo lwavele lwabuhlungu kodwa ngaphikelela ngiye lapho ke zaphela izinhlungu onyaweni, mangibuya lapho sengiyafowunelwa emsebenzini ngibuzwa ukuthi bengiyephi. Ngicabanga ukuthi ingelosi yami yayingexwayisa ngento embi eyayizongehlela

  • @snethembanontlanga9262
    @snethembanontlanga9262 2 ปีที่แล้ว

    Thokoza Mkhulu
    Ngicela uxolo ngokuvesane ngingene la.
    Into yam imi kanje..... Emasontweni adlule ngaphupha kunomnt othi kumele ngifike kuyena azongigeza, nangempela ngafika but wathi sekugcwele kumele ngizame ukubuya ntambama ngo 5 azongilungisela kahle ingubo yami lomunt angmaz nokumaz ilapho ke ngaphazamiseka khona ngaphaphama

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      kuqinisekiswa ukuthi wazalwa wembethe kumele uyilungise leyo ngubo

  • @pammap9793
    @pammap9793 2 ปีที่แล้ว +1

    Siphinde sibonge Ma Mbotho. Ngicela ukubuza ukuthi kuthatha isikhathi esingakanani ukuba ku training. Sengisho izimpawu zomzimba, plus amaphupho. Whether isithunywa or idlozi.
    Ngiyazamula , ngisindwa amahlombe, njalo njalo.
    Sengigeze kuzozonke izindawo kodwa abakhulumi.
    Only ama signs waku training abhokile everyday. Iminyaka isiminingi.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngicela ungifonele khona ngizokuchazela kahle kuthi kumele wenzeni manje ungibuze ngayo lendaba061 400 7521

    • @chipotagwirei
      @chipotagwirei ปีที่แล้ว

      Ngiyabonga ngicela inumber yokhufouna

  • @DUBESIPHO
    @DUBESIPHO 8 หลายเดือนก่อน +1

    Sanibona gogo mina ngihlushwa isimo esnjalo

  • @nonhlanhlantshangase8228
    @nonhlanhlantshangase8228 ปีที่แล้ว

    Sawubona gogo Uma umuntu efuna ukukubona wenze njani

  • @mamoleliarebabedi8291
    @mamoleliarebabedi8291 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga sisi omuhle🙏

  • @sandratyani4522
    @sandratyani4522 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga

  • @BuyieLiliangumede
    @BuyieLiliangumede 6 หลายเดือนก่อน +2

    Uma sekwenzeke konke lokhu singakhulumi isthunywa noma idlozi wenza njan?

  • @sibusisobohlela9868
    @sibusisobohlela9868 2 ปีที่แล้ว

    Kwande 🙌🙌

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 2 ปีที่แล้ว

    Siyabonga maMbotho. Think siyasizakala kakhulu ngendlela ayisimanga. Kwangathi ungathumela ivideo everyday. Bengicela I cobtact numbers zakhe. MAKUKHANYE..

  • @zukiswabada6165
    @zukiswabada6165 2 ปีที่แล้ว +1

    Sawubona sis Hle siyabi GA ngemfundiso zakho ezisikhanyisela kabanzi. Kusho ukuthini ukudunyelwa amadlebe okanye abengathi anamanzi.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      kubika idlozi nesithunywa sempophoma okumele uye kuyo uyokhuphula isithunywa kuyo sihlambuluke sisebenze kuwe

  • @NoluthandoMashiqa-vt1gp
    @NoluthandoMashiqa-vt1gp 23 วันที่ผ่านมา

    Thokoza gogo kutsho ukuthini uma ngizwa sengathi kukhona into enkulu efuna ukuphuma emadlebeni ami

  • @mansimathildamusamamsi7378
    @mansimathildamusamamsi7378 2 ปีที่แล้ว

    Oo amen 🙏🙏🙌💖

  • @mawandentoni3620
    @mawandentoni3620 2 ปีที่แล้ว

    gogo ubukade uphi? yazi almost zonke ezizinto i do expirience them , de most recent one hile yomoya onqamkayo and i couldnt get it ,almost konke endifunukwazi ndisoloko ndikfumana kuwe uyakucacisa ..may God bless you for us ,uyasinceda kakhulu mama

  • @RejoiceMagagula-h7s
    @RejoiceMagagula-h7s ปีที่แล้ว

    Thnx sis

  • @xolanintuli7147
    @xolanintuli7147 2 ปีที่แล้ว

    Njn cc mina ngiphupha ugogo uthi ucela ngimgeze akakwazi ukungena emndenenini wakhe

  • @philishange4313
    @philishange4313 10 วันที่ผ่านมา

    Ngibingelele mambotho mina msindo endlebeni awupheli ilala Vuka futhi ayisezwa Kahle indlebe

  • @duduzilemanqele6888
    @duduzilemanqele6888 2 ปีที่แล้ว

    Ngiyabonga ngezincazelo zakho zonke ziyangithinta ngicela ukubuza ukuthi uma kunesimo somsindo ekhaya kufanele kuhlambulukwe kubekhona othi yena akafuni ukuhlambuluka kwenziwa njani

  • @deliwemotaung3794
    @deliwemotaung3794 2 ปีที่แล้ว

    Sawubona cc ngivuke ngephupho lapho ngikha ama grapes 🍇 amnyama asidudla ngawadla I was with a friend but she didn't eat them. Kushoni sisi, ngiyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      kubika okuthize ongase ukuthole kodwa kuyavimbeka ngicela ungifonele ngizochaza kahle ungibuze ngalo leli phupho 061 400 7521

  • @jackiemavundla7204
    @jackiemavundla7204 ปีที่แล้ว

    Ngfisa ukwaz ukuthy Uma onomuntu othandananaye kodwa manje uthando lwenu aluminile kahle isuke kwezenjani

  • @phumzilebiyela3723
    @phumzilebiyela3723 2 ปีที่แล้ว

    Sawbona gogo ngcela ungchazela la maphupho 1.ngphuphe ngise lassin umlungu engmaziyo ube bhale imthetho okmele ngyenze kwi exercise eliyi hard cover beli khaviwe nge plastic cover ma sek phumi skole iskhwama sam sey ncwadi asi sekho ngath khona osntshonsthile.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngicela ungifonela ngizokuchazela kahle ukuthi yini le eyenzekayo njengamanje ubuze ngalo leliphupho 061 400 7521

  • @njabulobhebhe7145
    @njabulobhebhe7145 2 ปีที่แล้ว +1

    Siyabonga gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngyabonga nami bo

    • @thulanindlovu2199
      @thulanindlovu2199 2 ปีที่แล้ว

      Siyabonga Sisi. Kuchaza ukuthini ukuphupha udakiwe.

  • @dikeledinene7248
    @dikeledinene7248 2 ปีที่แล้ว +17

    Thanks sesi, will you please talk about isithungwa which gives the messages only through the dreams.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +3

      ngizokwenze njalo ngizoyenza ivideo

    • @dikeledinene7248
      @dikeledinene7248 2 ปีที่แล้ว +1

      How to fix it if you have drink something which disturbed isithungwa to work

    • @meumofokeng4691
      @meumofokeng4691 2 ปีที่แล้ว +3

      @@hxmbotho3458 ngicela kubuza CC izolo ngiphuphe ngihleli nama artists/Celebrity kumnandi nje

    • @khethiwekhabule-dw1fh
      @khethiwekhabule-dw1fh 6 หลายเดือนก่อน

      Siyabonga Mabhotho❤❤❤❤❤❤❤

  • @masesimamosese494
    @masesimamosese494 ปีที่แล้ว

    Cc ngiyezwa into engicela ungovhazele yona mangabe uhlangana nomuntu ozwana naye ebese bayafika abadala ngobuthongo nangokuzamula ngabe bakuxwayisa noma ngabe keenzakalani ngikhathazekile ngoba abakakhulumi bakhuluma ngamaphupho manje ukufika kwabo unomuntu othandana naye yingoba bekuxwayisa ngaye noma bayavuma bayamamukela ngiyacela ungichazele ngiyabonga

  • @sanelisiwehlongwa7059
    @sanelisiwehlongwa7059 2 ปีที่แล้ว

    Uyazi oe... uhlala odabeni.. awulokhe uzazisa 15 minutes repeating the same thing... hhay nghamba nawe. Engathi uNkulunkulu angakuvikela aqhubeke akuphe amandla 🙏🏾🙏🏾

  • @MduduziMthembu-v3m
    @MduduziMthembu-v3m 4 หลายเดือนก่อน

    Manje mangabe ukhuluma ulele usho izinto ezingazwakali kahle kusuke kunjani

  • @busisiwedube2056
    @busisiwedube2056 7 หลายเดือนก่อน

    Ngyabingelela Gogo🙏 ngcela ukbuza ukuth uma uphupha izwi lomuntu ethi ngqongqo emnyango uphaphame uvuke ungaboni muntu kuchazani lokho?

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 2 ปีที่แล้ว

    Ngyabonga Sisi wam ngencazelo. Ngicela ungichazele kulokhu okuthi Uma uvaliwe uzibona kanjani okanye Uma isithunywa unaso futhi unazo zonke lezimpawu ozibalile kepha kungabi bikho nkulumo ozoyizwa ezindlebeni kuyabe sekulandela ukubhodla okubuhlungu okulandelelayo eduze. 1. Sivulwa kanjani isithunywa Ukth sikhulume futh ube connected Naso
    2. Okanye ukuphi umehluko phakathi kwesithunywa esingakhulumi esisavalekile kumbe ngezinqinamba osabhekene Nazo Kanye nesithunywa esavalwa umuntu ngoba engafuni sisebenze kuwe. Ngyabonga usazophendula

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว

      ngyabonga cc lokho ngizokwenzela ivideo khona uzozwa kahle isithunywa esivaliwe nesingakhulumi

  • @petuniapetunia6240
    @petuniapetunia6240 2 ปีที่แล้ว

    Kusho ukuthini uma uthola izintuthane ezimnyama eziningi ndawonye endlini bese kwenye indawo uzithole zilandelana zehla noma zikhuphuka ngalesosimo

  • @bongiwe5127
    @bongiwe5127 ปีที่แล้ว

    Sawubona Gogo, mina ngicela ukubuza I noticed ukuthi when l pray, sing, angry or be happy ngiyabhodla 🤔 what can be the cause Gogo?

  • @angelmoagi2517
    @angelmoagi2517 2 ปีที่แล้ว +1

    Good morning sisi. Ngsacela incazelo. Ngiphuphe umfana womlungu esisebenza naye ona22 years engingpha ama 50c awu 2 ethi angimuthengele idrink bese mina ngiyijikijele phansi leyo mali eduze kwakhe ngathi “angeke ize ithenge idrink le mali” wayesekhipha amaSiliva amaningingana wanginika. Kuleyo mali bekuno R5 futhi one shape ehlukile ocwebezelayo. Besengathi kuye haaa unemali kanti? Wathi shhhhh umemezelani? Ngase ngahamba nayo.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  2 ปีที่แล้ว +1

      kusho ukubuyiselwa kwento eyayivaliwe kuwe isiphelelwe isikhathi into ababekugange ngayo ingakho unikezwa imali emhlophe ngoba le emnyama iyishwa kodwa isuyinqobile lento ababekuvale ngayo kokunye kuzoya phambilike manje kakhulu