I fully agree with you. I am Mosotho and I used to believe that that the Nazareth church is only for the Zulu people. I used to criticize it a lot until I saw myself in a dream attending the church. Now I believe in Shembe it's a pity that I live in North West province and I tried to look for the church but we don't have it. But I pray to Shembe and hopefully one day I will find the branch nearby. Thanks
@@saffair1 ay Yena impela ama vedio akhe ayakha impela kodwa le vedio ay engathi uphakamisa inkolo yakhe manje. wayethi yena ubukela ku VVO, VVO inkolo ne sintu akakuxubi yena udeal ne thonga nesintu kuphela.
Angizi amathongo akhonza 7 Shembe..ngoba amaningi abe khona u Shembe engakabi khona...ungitshela ukuthi uNtu esuka le ko DRC wayemazi u Shembe ..ngoba u Shembe into yamanje..nje..
ngyaqala ukuphikisana nawe. Mina ngake ngatshelwa ukuth ugogo ongigadayo uyisyoni kumel one day ngiye esontwen eZion ukuze lomunt ongimbethe azojabul. So angi understand ukuth if lesisisalukazi sikhonza ushembe kwelamathonga kodwa Kim singifun ngise Zion.
@@sibusisobiyela3062 Ay mfethu I’m not gonna read any book for this, all I know is that our culture was practiced been established way before uNyazi was even there.
Unbelievable, I disagree with you Mpunga. Unless ukhuluma ngaba Kini. Uyedwa uMvelingqangi akekho omunye, uShembe kwayena nje waye khonza uMvelingqangi. Kanti njengoba amathongo akhonza yena kwelamathongo use Wu Mdali yini uShembe? Futhi Wena utshenwe wubani lokho okushoyo? uShembe ngokwazi kwami kuwu prophet just like Muhammed and Buddha and Jesus not uNkulunkulu umdali. Hayi Kabi mfowethu.
did you get your information from inazaretha or it's something you got from internet? lies have been written about Shembe for far too long even going as far as he went up the mountain and put wings trying to fly to heaven like Elijah resulting him falling and dying. Everyone talks about Shembe having not sat down with amanazaretha and get proper information they look things up on the internet written by whites who hated Shembe for not departing from African ways and was teaching and is still teaching Africans the ways of our forefathers. Whites hated Shembe going as far as not allowing him to build church buildings and have church bells to call people to serves hence amanazaretha ekhonzela outside phakathi kwamatshe amhlophe. He never agreed to what they were asking him to do so they wrote propaganda about Shembe ever since even today still the governement is still fighting Shembe but what's so funny politicians, actors, sportsmen, pastors from other churches, inyangi, nezangoma all go to Shembe bow down to him and ask him whatever they wanted such as cela athethelele okhokho babo etc etc or bafuna izikhundla ezithile ask Zuma and Ramaphosa. I wish us black people stop talking about things we don't know. When you want to know about the law you ask a lawyer, when you want to know about accounting you best ask an accountant the same should be done when one wants to know about Shembe you must ask amanazaretha to explain the whole thing about shembe ukuthi ihamba kanjani and stop hearing from the internet or people abangakhonzi khona who just hate Shembe and have no proper information at all.
@@songezomemani9224 ngakhe ngasonta khona isikhathi esicishe sibewu 5 years. Namanje ngisathanda uku Sabatha khona. So ngazi ukuthi Shembe waqala esonta eweseli (John Wesley chapel) uthe Uma ekhula wangenwa umoya wobu profethi esonta khona njalo, bese umphathi wesonto wabona ukuthi lomuntu unesiphiwo esijulile futhi abangasi jwayele khona lapho. Bese bamcela ukuthi abashiye. Lapho ke waqala ibandla lamaNazaretha before 1910, 1910 is the year of the Nazareth Baptist Church was lawfully registered as a church. uShembe waqala kwizwe lamampondo ohluleka amampondo yimithetho yesonto. Bese u Shembe wa introducer lelibandla KwaZulu bese balamkela KwaZulu. So Shembe was a prophet as far as I know. Maybe am wrong tell me something that I don't know.
Siyabonga mfowethu. Nami ngikengaphupha kunempi macalo omabili endlela. Ngithe ngibona wonke umuntu wama ukudubula. Kanti kuqhamuka lona uNyazi babalandeli bakhe bedle imvunulo yeSintu badlula phakathi kwethu. Ngavele ngaphaphama.
Ukube uShembe umlungu ngabe asikhulumi kanje ft ngabe asigxeki kanje. Kodwa engikwaziyo uShembe usithanda sonkeeeee
Shayaaaa asha amazambane, washumlilo olwethu unyazi nongamthandi uyoze amthande shembe is the wayyyyy 🙏
Nayoke inkulumo ekade ngayilinda! Ameeeeeeeeni 💓🙏 INkosi ik'busise Mnt'omdala AMEN 👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏👏
Amen mpunga yesintu
INkosi yehla emaZulwini yaba ngumuntu ebantwini. Kade ngingasonti kwaShembe kepha ngijwayele ukuphupha uBaba ngingamazi kanikela kwalunga ngaze ngaBhajadiswa izinto ziyakhanya okwaba kuhle bengivele ngiwumntwana oziphethe kahle kwangijabulisa ukufika ngiyiNtabayepheza😇. Ngibafisela nabangamazi uBaba ukuthi bahlala bazi ukuthi ngelinye ilanga uyofika enhlizweni uyobubona umuhle bakhe. Unomusa umkhululi futhi uyasithanda😍😍😍
Kunjalo nje olwethu uNyazi💖💗💗💗
Jealous down! Your channel is the best🙌🙌🙌
Siyabonga Nduna ka Ndabe ngomfanekiso oqoshiwe, uShembe uNyaziLweZulu uNkulunkulu wangempela, ukubeke kwacaca ukuthi abantu abadala bakhonza uShembe kwelizayo nakhona ngoba sikhonza khona asenzeli thina kodwa senzela bona abangasekho. Siyabonga ukusihlephulela makwande.
I fully agree with you. I am Mosotho and I used to believe that that the Nazareth church is only for the Zulu people. I used to criticize it a lot until I saw myself in a dream attending the church. Now I believe in Shembe it's a pity that I live in North West province and I tried to look for the church but we don't have it. But I pray to Shembe and hopefully one day I will find the branch nearby. Thanks
Hi there Shembe would want you to start teaching people about God open eyes for people around.
@Christina Lithebe 👏Amen mntakaBhombela 👏 you'll find it 🤞 Be blessed. 🙏💓💓💓💓
There are people in North West(Kroondal, Rustenburg koChaneng who believe in Shembe)
There are Tempels in Rustenburg
Come here in KZN or in JHB you will find one
Amen impunga yesintu ngicela kufakazela ngenkolo yakaShembe nami ngiyakhonza kaShembe kwathi 2020 January ngenza msebenzi kababa wami ngathi senguwuphethile ngalala ebusuku ngabona Nyazi Lwezulu lumile lugqoke zingubo zamasosha luphakamisa sandla sokuphonsa njengamashosha shaya salute ,angiqondanga kuthi kwakusho Ini ngicela ungicacisele ngikugqoka zingubo zamasosha
Siyabonga izeluleko impuuuuuuuuuuuuuuunga 💖💖💖💖💕💓💓🙏🙏🙏🙏🙏🙏 iqiniso elingaphikwisa Lelo
Ai Mpunga yes yeSintu siyabonga mtakababa, UNYAZI liwu Thixo siyakwazi ulisenzele khona ezimpilweni zeth, siyabonga nokuvuselela nje ithemba ngalamazwi
Ngizofakaza nami ngalenkulumo yakho. Angikhonzi kwa Shembe nasekhaya akekho okhonza khona kodwa ngaba nephupho inkosi yakwa shembe yafika ekhaya ngephupho ngithi ngiyayibuko yavele yakhanya kakhulu ngaxhopheka ngavuka lapho
Ngyabonga Mpunga ngimusha ethongweni kodwa kunonto elokishilo Kimi ukuthi akengizisondeze ezintweni zakwa Shembe 💞💕 ngyabonga
Ake ngithi nje Impuuuuungaaa!!!🙌
Unyazi LweZulu linguNkulunkulu... Mfoka Mbajwa indaba yakho iyangivuselela, ngoba nami uShembe uzivezile kumina indlela ecishe ifane neyakho. Ngyavuma ukuthi nami awami amathongo akekho omunye amlandeleyo ngaphandle kukaShembe uMkhululi weziboshwa onguJehovah emhlabeni nasemaZulwini.🙏🏿🛐📿
Siyabonga Mkhulu mina angikhonzi kaShembe kidwa ngoyavumelana nawe mpela bayaziveza basho kthy bayacela kufakwa ekhukhanyen abangasekho ,n ngampela Shembe uyazi fundisela ngezinto zakhona ,n ngiyabonga naye mpela uke azivezi Nyazi n Thingo kumina ,n lately bathe bonke ezakubasiza bayophila n bangipha kuthi ngu professor nje
Amen mpunga yesintu siyabonga kakhulu ngemfundiso zakho
Ayi angivumi mina🙌 ngathi kunogcobo kaShembe lakhiwa ngani? Njoba uhlezi nje wena ugxeka ukuthwala😂😂🙌 kaShembe nje ukhonza ngoba uthanda ayi ngoba kuyusiko lamaZulu...
Ei baba ngilalele inkulumo yakho ngashawa uvalo...
NdiliNazaretha Mpunga, kodwa enyangeni ephelile ndiphuphe uShembe endifaka emanzini xa ndiphuma anditsalele khona futhi emanzini kuthethani oko.
Thina esiphupha izayoni kmel senze njn
Kehla ngiyathokoza ngomlayezo ngaze ngaba nesazelo ngokhokho wam angikaze ngamenzela lutho ukuhle njalo nje...impunga👏👏👏👏
Syabonga mfwethu 👏🏾
Soloko nga subsciber for the 1st time, angikuzwa
I think you lost,wayalelwa ubani leli page,or awhlanjululiwe mungacoshi lutho
This so how all religion is... yikho ngingayi ngeni kakhulu. All try to recruit, all claim to be the best/most righteous.
Wonke umuntu akenze akbonayo👍🏾
Iqiniso siyabonga Mpunga
Amen 🙏🙏
Ngiyakholelwa kakhulu kuShembe mpunga kodwa amgivumi lokho kokuthi smathambo onke okhokho alandela kwaShembe kunegilosi yalwashembe ingelosi yesanatha nasesiyoni kunengilosi yakho nakuwo wonke amatempeli ekwaziyo ngeke kusuke abantu
Ijule kakhulu lendaba Mpunga yesintu . Kwafika uMama wam ngesibonakaliso wathi ucela ngiyomkhipha ebhokisi kwaShembe nangempela ngaya eBuhleni ngyomnikelela. Ngoba wafihlwa ngebhokisi. Zibuzenike umbuzo yokuthi yin engashonga ukuth angiye kwamanye amabandla.
💓💓💓💓💓💓💓💓💓💓💓🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏 Ameni
iSABATHA LINGU KHIYE
Olwethu UNYAZI♡♡♡
Waze wayisibusiso ezimpilweni zethu,yazi sengifunde luningi kulamavideo,yabona le ivele yangikhulisa,nami ngomunye wabo ababethi angisoze ngakhonza kaShembe but namhlanje sengifundiseke kakhulu ngoShembe nethongo,ngiyabonga kakhulu
Mpunga Yesintu namuhla abaningi abangekekhe bakuzwe kahle Ngoba usuthinte iqiniso lamaqiniso
Nje! Kunjalo Mfowethu 🤝🤞
Kunjalo baba Mina ngingufakazi
Ukube useduze ngabe ngithi bamba nali,ithambo
awakini lawomathongo akhonza uShembe ungasibali sonke wendoda
Ndunakandaba manewethu ngikuzwakahle futhu kuyiqiniso ukuthi awuyingokuthanda ngiyakuvumela ukuthi ngemphela uthunywa amathongo akini mfethu seloku ngakulandela sengiyabona manje ukuthi ukusuka kwami entabazwe amathongo ayengilethele ukuthi ngizohlangana nezimfundiso zakho ezinamandla empilweni yami angibonge mfethu uqubeke njalo ngokusibusisa ngeziluleko ezinamandla.Hamba nami Mpunga ngibambelele kuwe.
IMpungaaa 🙌🙌
Nginenkingake mina ngoba ngoba angi sonti kodwa Umkhulu ushembe ngimuphupha masabatha onke....ngidinga usizo ngifuna ukwazi ukuthi kungani ngimuphupha ...ngicela usizo mpunga....maningi amaphupho emfihlakalo angivezelawona umkhulu ...Ngiyesaba ngoba sekwagcwala abantu abangenahliziyo la ngaphandle.....
Hamba ufike ucele umfundisi uNtombela eBuhleni.
@@sibusisobiyela3062 Ngiyabongo
Kodwa Mpunga ! Angi nankinga ne nkolo yakwa Shembe . Kodwa nakhu engikwaziyo ziningi izinto zesintu eziphambanayo nenqubo mpilo yesintu ezenziwa kwaShembe .
Ukubala nje
1. Umlanjwana
2. Umuntu wesilisa odlule engasinelwe
3. Inkulumo kaShembe njenge sonto nokwe hluka hlukana mgabaholi bayo , ayicacisi kahle ngesimo sedlozi ( ukwenza imisebenzi yesintu)
Angi phosi amatshe kodwa ngicabanga ukuthi , kolekelela ukuthi ukwazi ukwehlukanisa , khona kuzohamba kahle .
Mina ekhaya ngatshelwa ukuthi saqhuma emhlangeni , asiyiyo inzalo ka Abraham .
Ukube uyachaza uthini uShembe ngalezinto ozibalayo,nanokuthi ukube uyasondela eduzane uzozwa kahle kuthiwani.kepha uShembe nesintu akuphambani
Sthemba nawe lamehlo okukhulunywa ngawo,unganawo
Mpunga! impela Nkonzo yakaShembe ngiyayivuma,mina 2020 ngenza msebenzi kababa washona 1976 ngangiseyingane kodwa uze wenziwa yim 2020 sengiwenzile ngawuphetha ngalala esbonakalisweni ngabona iNkosi Nyazi lweZulu lugqoke zingubo zamasosha luphakamisa sandla sokuphonsa njengamashosha shaya salute lubheke ngakimi angazanga kuthi ngithini kodwa ngaba nokujabula
Ay unamanga wena kade ngyofemba mina uGogo wami wathi akakhonzi kaShembe yena. Recruit people kodwa hhayi ngamanga mfwethu. Ngeke ngithi kade ngiyisayoni bese ngifa ngiba iRoma, cha amampunge lawo. Thina sikhonza ezinkonzweni zethu futhi noma sesingale soqhubeka kanjalo. EkaShembe nje soze, ngikusho ngenkulu inhlonipho lokhu.
Amanye amathongo kanye no Isiah Shembe no Shaka Zulu akhonza imboni noma igogo Uzwi Lezwe Radebe wase The Revelation Spiritual Home noma Ikhaya Lesambulo ngoba nguye othunyiwe ukuzohola ama Africa ngoko moya eskhathini sanamhlanje. Usebenza nje ngo Shembe naye.
Ngiyaphika akunjalo, awamkhonzi ngoba izimfundiso zakhe azilele ethongweni kepha ufundise ngo Jehovah, uma usho lokhu okushoyo, uphikisa u vesi 3 womthandazo weSabatha okulapho ingqikithi yobuNazaretha ilele khona. Akukho lapho efundisa khona ngokukhonzwa ithongo
Yacikica amehlo yathi umfokaMbanjwa ngempela lo engimbonayo esontweni😂😂😂😂😂uyangiqeda ngaleyo
baba yaz nginenkinga yokuthi amathongo akababa ongizalayo nawasekhaya ka mama abanga inhlanhla yam njengana ngazalwa ngembethe manje futh inkinga ubaba akahlawulanga phezukwalokho kunhlamba azithuka ngam ngisasesiswini ku mah kdw baphazamisa yonke into yam bath angake ngibe nalutho bayangihlaza inhlanhla yam ayikwaz ukusebenza ngenxa yabo kdw ingubo sengayilungisa manje cela ungicushise baba lokh engikuchazayo into engayithola ngohlola kwathiwa kmele ngibasuse empilwen yam ngibangcwabe mese ngigeza nenhlamba angaz noma kuryt yin lokho
Khehla 👏
Wavusa okunye kimina. Okcishe kwafana nokwami. Kulom'buzo owubuzile wokubasusa kuwena, ngakhe ngafikelwa yiKhehla elidala lakoYise (ooRadebe). Lathi kimina, uma ngingabafuni, ang'qale ngidonse lonke igazi labo eligijima emnkantsheni wami, ngilkhiphe lize liphele. Mhla lokho kwenzeka, nabo asoze baphinde bang'hluphe😅 🤞🤞🤞🤞🤞🤞🤞
Ngavuka ngingasazi iindaba zami 🤦🤦🤦🤦🤦
Nika yonke inkulumo kuShembe. Ayoyixoxa nabo yena. Uzobakhuza 🤞🤞🤞🤞
Uphile Mnt'omdala 👏
Kulesihloko sakho Nduna kaNdaba ungahluthuki umoya Uma bephikisa abantu.ubufakazi abangenabo kepha iqiniso leli olishoyo.thina bantu sikhohlwa ukuthi le kwelamathongo umuntu nomuntu ubuyela kusiko mpilo lwakhe,siphila isilungu sisela emhlabeni kepha kwelamathongo sinokhokho esingzange sababona ngamehlo okuyibona beyisishaya mthetho.uShembe ubuyisela abantu esintwini.
Ijulile lena, ijule ngempela
@@nqobaningidi4834 Kunjalo Nqobani,manje thina abantu asiziniki iskhathi sokulalela sihlaziye.
Mfoka Mbanjwa ushaye eceleni namhlanje. Ushembe ufike early 1900. Abadlozi ayekhona kudalo. Inkolo namadlozi kuhlukene. Lento oyikhulumayo imfundisoze yakwaShembe. Esingangeni kuyo. Angiphiki abantu bakwa shembe bayakwazi ukubuyisa nokugeza abantu abadala. Uyafana nje nomthandazi. Ngiyawasebenzi amanzi akwa Shembe. I've made millions ngawo. Kodwa manhlanje ushaye eceleni
uqinisile bhuti iMpunga yesintu izoshumayela ngenkolo yayo namhlanje kant phela aksithi sonke esbizelwe inkolo yakwaShembe into esihlanganisa neMpunga isintu kuphela hhay inkolo.
@@mduduzindaba7605 uqinisile ngampela mfoka Ndaba. Ngiyazithanda impela izinkulumo zika Mbanjwa ziyakha. Kodwa namhlanje uphaphalazile
Cha nami angiyizwa Kahle lendaba yempunga namhlanje ngizothi mina umfo ka Mbanjwa makayeke inkolo kumakholwa agxile yena kusintu
Ihlathi elimnyama
@@saffair1 ay Yena impela ama vedio akhe ayakha impela kodwa le vedio ay engathi uphakamisa inkolo yakhe manje. wayethi yena ubukela ku VVO, VVO inkolo ne sintu akakuxubi yena udeal ne thonga nesintu kuphela.
Yonke indawo lapho ngiya khona kuthiwa kumele ngisonte kwa Shembe, umama wami wafihlwa kwabhekabezayo, mina bese ngise zion ngiphuphe umfundisi wakhona ethi kumele uqghoke ingubo emhlophe qghwa!!! Uhambe uyekwa Shembe nayo ngazibona sengiguqe eduze kwe Nkosi
1st To View 😭😭❤❤❤🙏🙏🙏🙏
Waylahlake manj Mpunga thina sikulandelela isintu hhay inkolo indaba yakwaShembe inkolo yakho esingangene sonke kuyo kodwa nathi sinezethu iznkolo into esihlanganisa nawe isintu Qhah manj wena usuphumile esintwini usuyashumayela.
For the first time ngizophikisana nawe mpunga...umbuzo enginawo owokuthi ayekhonzani lamathongo ahamba emhlabeni 300 years ago...umuntu uya kwelamothongo akhe nje...uya esbongweni sakhe nje...uShembe yisbongo sakomunye umuzi nje...
Ushembe bhuti wam ungumoya, wehlela phezu kweNdoda yakwaKhumalo eseNtabeni eNhlangakazi okwagcine sekuShintsha sekunguShembe naseNyameni, yingakho ubona sengathi uShembe uyiSbongo kAth akunjalo mft. Ngenkath enyukela kuleNtabayaseNhlangakazi wayenguKhumalo kodwa ngenkath esehla wasenguShembe ngoba waseMbethe uMoya oyingcwele
@@muzimzih3611 kanti akusona yini isbongo somuntu uShembe
Cha! Funda umlando. Igama elithi Shembe akusona isibongo. Igama elithi Shembe igama lowasemazulwini.
@@sibusisobiyela3062 haw akusona isbongo futhi...ngifundile nje nabantu baka shembe isbongo
@@siyabongasiya9099 cha! UShembe owakwaKhumalo uMntungwa. Igama elithi Shembe igama lowasemazulwini uIsaih Shembe.
Uyangjablisa kdw Mnewethu ngb awesabi neqiniso ulisho njengb linjalo awunaluvalo nhlobo sengathi lomfanekiso ungasabalala umhlabawonke uNyazilwezulu ujikelele la nakwelizayo
Nami ngiyakholelwa kulesishoko kakhulu noma ngingakaylaleli le video...ngoba abadala bayafika ngamaphupho ukuthi bafuna siyabonikelela kwashembe noma singasonti khona, kuke kwenzeka naku aunty wami loko.mina angsonti khona kodwa ngiyalthanda kakhulu usiko labo lokuhamba ngezinyawo bengagqokile iyicathulo ngoba baxhumana kalula nemvelo
Awakho akhonza yena.
Yadla impunga madoda awh sukanini madoda inkankane siyabonga
Enkosi mpunga yesintu
Wangigeza bhuti wagxila enkolweni nokuthi ixhuma kanjani esintwini nasedlozini kufike ekutheni umuntu aze Abe iNazaretha akhonze uShembe,iNamandla idingakala estimeleni esiya eSoweto
Ayi waduka mfwethu waduka kakhulu lapho !
Isithwalo nje awusibuzi kumuntu uvele uzibonele ukuthi kuthwelwe la isithwalo senkanyamba leso njalo lebehamba khona beya entabeni khona inkanyamba eduze ilapho bethola khona amandla esizibeni ungabaqhatha nje abangazi bathi baphuphile inkanyamba inamandla phela izoloku iniqoqe njalo ayikho into enjena alikho isonto elingaka ungafa 🤔
Hayi Mnewethu umuntu akabothula uma engenakho angakusho uyabona insambatheka lena oyishoyo
Angizi amathongo akhonza 7 Shembe..ngoba amaningi abe khona u Shembe engakabi khona...ungitshela ukuthi uNtu esuka le ko DRC wayemazi u Shembe ..ngoba u Shembe into yamanje..nje..
Mina nginokuohupha ifodo, ngalithenga ke…
Cha bafwe2 mina ngedwa ngithi uma okhokho bakho abalele othulini lomhlaba besavalelekile ngale nonke nina eniphikisa impunga angeke sinibeke icala futhi angeke saphikisana nani. Uma uwumuntu othathwe wabekwa ekukhanyeni ubokugwema ukulwisana nomuntu osavinjezelwe ebumnyameni, lokhu ngikusho ngoba nami ngangize ngifunge ngithi asoze ngibe nguMnazaretha ngishiso ukuthi ngangisebumnyameni okuwukuthi okhokho bami babengakafiki kuShembe. Bafwe2 lindani yinde indlela ehanjwa ngale kwelizayo, musani ukusheshe nimphike lo uNkulunkulu uqobo lwakhe akekho omunye wena webala elinsundu oyombona kodwa uyombona ngokuthi aqale abonwe okhokho bakho. Thina sinihleka usulu uma nisaphika uShembe anikazi lutho emhlabeni kodwa nizitshela ukuthi niyazi. Ngisho bonke oMongameli Abaphethe lelizwe ozibuza ukuthi basuke beyokwenzani kuShembe. Yingoba angeke banidalulela iqiniso kodwa bayazi ukuthi uShembe aksiye umuntu ofana nami nawe kodwa uzifihle esimweni somuntu. Yabo mungaphikisana nezwe NgoShembe vele ngeke uwine uma ulwa nomuntu ocashe ehlathini,thina bafwe2 asimangali nasenkathini kaMose abaningi nancamela uAron nakade uJesu esezenzile zonke izimangaliso still abaningi abakholwanga wuye. Vele uJehova uNkulunkulu umninimandla wonke wenze ngamabomu ukuthi azifihle kwabaningi ukuze uma esefika kugcwaliseke ukuthi kahle - hle ungubani. Eyalo mfwe2 ke okhuluma ngokuthwala iyangidabukisa. Mtaka mkhulu uboqaphela ukukhuluma kwakho noma umgxeka uShembe noma ungakholelwa wuye ngane yakwethu ungakhulumi ngezinto ezishube njengale ube ungenayo i-sure yento oyishoyo uhlawumbela, uyazi lento iyingozi bhuti angikusabisi futhi angikulwisi ngiyakuxwayisa nje njengomfwethu ijulile lento osuyisho yesithwalo ngoba uhlawumbela into ongenaso isiqiniseko ngayo.
Khula Nyazi LweZulu, I Africa yonkana ngisho naphesheya kwezilwandle uyinkinga udida abaningi, vele ke into enobuNkulunkhlu nobungcwele soze ivele ivunywe ngo elethu kodwa ukube nje okunye okungeve kuvela eZulwini ngabe nesinedolo. Mpunga mfwe2 khula uqhubeke uxube uma uthanda inkolo nosiko bhuti kuyahlangana laba abathi akuhlangani ayiii. uShembe useyakusebenzisa ukuthi uhambise izindaba abaningi abangazazi ungavumi ke bakuphikise ngoba lento oyenzayo ngokwami iyisiphiwo esivela kuShembe kanye nokhokho bakho, inkolo kaShembe ke ayi-pronyothwa bafwe2 izipromotha yona ningaze nje nithi umfwe2 uyapromotha cha yena ukhuluma lokho azizwe efisa kukhuluma ngakho nje akuphiwe uJehova nethongo.
IMPUUUUUUUUUNGAAAAAAAA YESINTU 👑🤴🏿☀️☀️☀️☀️☀️☀️☀️
No comment........!!!!!!!!
This UNyazi is being contested. Baningi oShembe abakhona. Inyatheleke emsileni.
Waybeka mfoka mbhanjwa ngiyizwakahle n izon nking esigcin sibhekan nazo vel
What about Ubaba Uzwi lezwe ...known as dr Radebe ........
They won't talk about him because he's not their own
Yaz lendoda bengiyilalela ngoba kokunye ibikhuluma izinto ezinomqondo kodwa lokhu kokuthi amathongo akhonza ushembe umbhedo nje lowo ayikho leyonto because he can't even prove it, usho ngoba yena eyiNazaretha
Cha mpunga, sekuyinkolo l
Cha mpunga lena akusasiyo, mhlawumbe yinto ethylene nawe nqo hhayi wonke umuntu.
Ey Mpunga wayibeka indaba, uBaba wami wake wavela ko munye umzala wami, evela ethethisa omunye futhi umzala wami okonza kaShembe ukuthi akayilahle phansi ingubo ngoba nakhu engabizi abazalwane ukuthi kuzokhulekwa ekhaya. Nokho ngazibuza ukuthi why engezi kimi, ngabona ukuthi kunento emvimbayo kimi, phela angihlawuliwe njalo. Nokho ngiyazizamela, maybe ngolunga nje
Amen
Lol ayi yabasukela othi amathonga akini akhonza kwashembe ayi awami!!
Iqiniso lelo. Angafaki amathongo ethu lapho
Exactly
Wayilahla ke mpunga namhlanje isintu yisintu nje asihlangani nenkolo ushembe inkolo. Inkonzo yakwashembe yakhelwe phezu kwenkolo yamaKristu yisonto ngqo njengamanye amasonto umehluko ukuthi iyasemukela isintu. Impunga igejile impela isintu asinciki ndawo siyiso nje
Uyilahlile namhlanje
mina ngfisa ungchazele ukuthi kungani kufundwa ibhayibheli elinomlando wakwa israel kwaShembe
Zibuze umbuzo othi 'abangcwele bavelaphi?'
@@sibusisobiyela3062 angazi
Ukhulukhulwane Yena WASELANGENI UMVELINQANGI ngikhoza Yena ILALA GESENDE
Uyilahlile namhlanje Mpunga yesintu. Angihambisani nalokho okushoyo. UShembe umuntu nje enimukhonzayo. Mina ngikholelwa kubantu bakithi abangasekho and futhi abalandeli uShembe.
U-Ryt Uma ufundisa uzimfundiso eziyisiminya zesintu. Kodwa ungasifaki ngekhanda kwiNkonzo yakho.
Ay manje sewuphumile esintwini, sewenza okuthanda uwena ,namuhla khona ushaye eceleni mfoka mbanjwa angifuni ukukhohlisa
Suka nkungu emehlweni ka tshepo ABONE, okhokho bakho bese bekuthuma kashembe basuke bengasadlali especially mawuthi uqinisa ikhanda, bavala yonke into, uze uz'buze isizathu sokuphefumula uma izinto zingasahambi kahle empilweni, awukwazi ukuthi bangakusiza wena, ngabasizi bese bekuthuma.
Linamandla 💪
Wonke umtu olandela ushembe ABA Lungu bona ba khonzani?
Abakhonzi abelungu aba awaken because they know very well ukuthi they are here to fulfill their journey not to worship
Kaze muph shembe coz bebangaka belwa bebanga mali! Jokes njena ndaba yaloshembe wenu
Ngelinye ilanga uyozisola ngalokukhuluma kwakho ungeke usasizakala. Into uma ungayizwa kahle ungayigxeki mfwethu, labantu abaningi kanje abafakazela iMpunga shuthi bayabheda uwena o right? Ngiyakudabukela mngan wam ngoba ngelinye ilanga uyobona ukuthi uNyazi aksiye umuntu.
Unephutha umnewethu lapho ekutheni wonke amathongo abantu abampisholo akhonza khona. Kuya ngethongo lalowomuzi ukuthi lithanda ingilozi yakuliphi ibandla, yabona nje umzekelo mina esami isthunywa sixhumeke(mene) kakhulu neZiyoni, siwubuyoni. Ngilana ke ekutheni ngelinye ilanga siyobamba isguqo komunye umuzi ngasekhaya, ngeke ngsakuxoxa konke but ngizoya la ekutheni amakhehla akulowomuzi azikhulumela wona athi wona lomfana(esho ubaba wakhona) askaze simtshele thina ukuthi sifuna ukuya laphaya(kwa Shembe), okok'qala ingiloz yalaphaya inolaka thina ngeke siymele lento, angaz ubani owathi akaye laphaya. kukhuluma amakhehla akhona bukhoma.. So umuzi nomuzi unengilozi ozwanayo nayo kungaba uShembe, St John, ZCC, izayoni but mostly kulamasonto ase Afrika
Amen mntakaMkhulu.
Pho, osuke ehambe ekhonza kulawa amanye amabandla esasenyameni, kuthi mhla umphefumulo wehlukana naleyonyama, bese bebuya bezozcelela bona isibani esiyobangenisa kaShembe? Basuke sebekhonjwe yini ukuthi abazocela into ebebe ngayilandeli besaphila
Mina ngiwuMweseli but komalume bawukuKhanya kodwa Sunday ngiphuphe ngisemathuneni koMalume yet bafethu!! Wonke umndeni wakoMalume ophilayo nongasekho even nabkuboKaMalumekazi bebeshaye ulayini bonke benikela phezu kwamathuna ,, angikaze bafwethu ngiyibone imali eyisiliva eningi kanjeya kunikwelwa wonke umuntu…kuthe kujika manje kwangathi sinikela kwaShembe kwaqhamuka ugogo khona lapho ejabule ephephezelisa ingubo emhlophe phezulu eyongena endlini sonke samlandela AY BEFETHU ASAZI NGAMPELA IMPILO IS VERY COMPLICATED .
Ngicela ukubuza engakabikhona inkonzo yakwa shembe amathongo ayekhonza bani? Or ayekhonza kuphi amathongo?
Ngicela ukubuza laqala nini ibandla lama Nazareth? Ayethi akuyiwe kuphi amathongo ungakabikhona ushembe
Okhokho babekhonza uMvelinqangi. Babenza konke okufanele bakwenze;bese phezu kwakho konke babize uMvelinqangi.
ngyaqala ukuphikisana nawe. Mina ngake ngatshelwa ukuth ugogo ongigadayo uyisyoni kumel one day ngiye esontwen eZion ukuze lomunt ongimbethe azojabul. So angi understand ukuth if lesisisalukazi sikhonza ushembe kwelamathonga kodwa Kim singifun ngise Zion.
Labantu abakholwa kwaShembe ba brainwashed sekusele ukuthi bathi umhlaba uphethwe u Shembe
@@khulekani.ezondo9690 vele kuyeza lapho umhlaba bazoth owabo
Aaaaaaamen
Cha akusilona iqiniso lokhu osukusho,
Not sonke Ukuti amathongo ethu alandela uShembe,ngiyaphika Lapho,cha cha
Uqinisile ngangisindisiwe mina futhi nasekhaya ngakhula ngenkolo yobuKrestu ngabe ngiyakuxoxela kodwa kudinga sibenesikhathi nami ngiyayazi leyomfihlakalo kaShembe nobuNkulunkulu bakhe
mpunga yesintu angikusoli you are promotring your own religion
Before uShembe babe khonza ba? #Curious 🤔
I think le chapter inokuba bias. Remember there’s a difference between religion & culture.
To quench your curiosity you need to read and know your African history.
👏👏👏👏
@@sibusisobiyela3062 Ay mfethu I’m not gonna read any book for this, all I know is that our culture was practiced been established way before uNyazi was even there.
@@sibusisobiyela3062 i African History yabhalwa ubani
@@mfunenigcumisa7623 yabhalwa abamhlophe ngenhloso yokusididisa.
Ngoba okuningi okubhaliwe kungamanga
Ay cha angivumelani ke nale topic yanamuhla akusiye wonke umuntu olandela ushembe, ryt now uyafana nama postile alokho esishumayeza ngenkonzo zabo, sicela usifundise ngesintu usiyeke ngoshembe plz
Cha awakini alandela lapho ayi sonke
@@philaniqwabe1078 ubozifundisa ukufunda u understand b4 UPHENDULA bcz ryt now kwawena awuzazi ukuthi uphendula uthini
Kona namhlanje ugejile. Mpunga Yesintu ayisiyeke ngoShembe uqhubeke isifundise ngesintu
Unbelievable, I disagree with you Mpunga. Unless ukhuluma ngaba Kini. Uyedwa uMvelingqangi akekho omunye, uShembe kwayena nje waye khonza uMvelingqangi. Kanti njengoba amathongo akhonza yena kwelamathongo use Wu Mdali yini uShembe? Futhi Wena utshenwe wubani lokho okushoyo? uShembe ngokwazi kwami kuwu prophet just like Muhammed and Buddha and Jesus not uNkulunkulu umdali. Hayi Kabi mfowethu.
did you get your information from inazaretha or it's something you got from internet? lies have been written about Shembe for far too long even going as far as he went up the mountain and put wings trying to fly to heaven like Elijah resulting him falling and dying. Everyone talks about Shembe having not sat down with amanazaretha and get proper information they look things up on the internet written by whites who hated Shembe for not departing from African ways and was teaching and is still teaching Africans the ways of our forefathers. Whites hated Shembe going as far as not allowing him to build church buildings and have church bells to call people to serves hence amanazaretha ekhonzela outside phakathi kwamatshe amhlophe. He never agreed to what they were asking him to do so they wrote propaganda about Shembe ever since even today still the governement is still fighting Shembe but what's so funny politicians, actors, sportsmen, pastors from other churches, inyangi, nezangoma all go to Shembe bow down to him and ask him whatever they wanted such as cela athethelele okhokho babo etc etc or bafuna izikhundla ezithile ask Zuma and Ramaphosa. I wish us black people stop talking about things we don't know. When you want to know about the law you ask a lawyer, when you want to know about accounting you best ask an accountant the same should be done when one wants to know about Shembe you must ask amanazaretha to explain the whole thing about shembe ukuthi ihamba kanjani and stop hearing from the internet or people abangakhonzi khona who just hate Shembe and have no proper information at all.
@@songezomemani9224 ngakhe ngasonta khona isikhathi esicishe sibewu 5 years. Namanje ngisathanda uku Sabatha khona. So ngazi ukuthi Shembe waqala esonta eweseli (John Wesley chapel) uthe Uma ekhula wangenwa umoya wobu profethi esonta khona njalo, bese umphathi wesonto wabona ukuthi lomuntu unesiphiwo esijulile futhi abangasi jwayele khona lapho. Bese bamcela ukuthi abashiye. Lapho ke waqala ibandla lamaNazaretha before 1910, 1910 is the year of the Nazareth Baptist Church was lawfully registered as a church. uShembe waqala kwizwe lamampondo ohluleka amampondo yimithetho yesonto. Bese u Shembe wa introducer lelibandla KwaZulu bese balamkela KwaZulu. So Shembe was a prophet as far as I know. Maybe am wrong tell me something that I don't know.