Amen Mkhulu. So umuntu wesifazane when she dies, uvele abe isithunywa noma ucale abe idlozi.. for eg. Umuntu owazibulala oyi female akabi yidlozi yena kucala before abeyithonga?
@@sibongilet7209 MINA NKOSAZANE NGIKHULISWE ABAZALI BOBABILI LENTO ENGIKHULUMA NGAYO NGIYAYAZI NOKUPHIKISANA NENTOMBAZANE ANGIKAZE NGIKUFUNDISWE UMA KUYIKUTHI UJWAYELE UKUPHIKISANA NAMADODA AKHO CHA MINA ANGINAWO LAWOMANDLA NOMA UMA UJWAYELE UKUPHATHA KINI KUZWIWA NGAWE CHA NGIKHIPHE MINA LAPHO ANGEKE UNGIZWE NGIPHINDE NGIKUPHENDULA NGIYABONGA
Amen ,makhehla syabonga khona lento eniyishoyo yokuthi abanye abaziqindo ukthi yini isipho sabo kuliqiniso ngoba baningi abantu abathwasile kodwa uma uthi uyambuza ngalokho akazi 🙏
Siyabonga Mnguni for imibuzo nokusiHlekisa🤣✊🏾.
Ngiyakuzwa Mkhulu Mazibuko👏👏
Hawuu siyabonga Mkhulu Mazibuko mina ngithi uAlmighty Mazibuko ngoba unabo ubunkulunkulu ngavezelwa kanjalo mina.
OK, kulungile. Siyabonga.
Siyabonga kakhulu 🙏 mkhulu mazibuko ngo lwazi olujulile .
Siyabonga bomkhulu sikude kodwa siyavuleka idlelA iyavulekA
Nice outfit fullblack 👌 both of yall
Yooo Baba they look Royalty...they are❤😅🎉😊
Ijulekakhulu eyanamuhlanje.Hhay mfokaMazibuko
Syabingelela bantabadala sbingelele nasezithunyweni👋👋
Ngiyakuzwa Mina 💯 story of my life
Siyabonga makhehla amahle✨
Amen mkhulu
❤Thanks alot nyabonga🙏Amen
Injulalwazi🙏
Bengicela nitshele uMzibuko umefuna ukuthatha unamba 2 ngikhona🤣🤣, ave ekhuluma iqiniso kodwa elihamba nenkani. Phakama Mkhul
Yhooo, ndiyaqala ukuva ukuthi kukho umntu oya ekuthwaseni ngoba efuna ukuthandwa or famous. Mkhulu Mnguni kufuneka usicacisele kulo ndawo
Camangwini makhehle ndiyabonga ngomkhulu uMazibuko yonke nje into ayikhulumayo yile ibindihlupha camagu
Amen mkhulu ngicela ukubuza ksasa ngolwesthathu nikhona yin kabesta?
🙌🙌🙌👌👌
Mkhulu siyathobeka izifundiso sakho zinkulu ngaphezu kwenyama kuyingakho osenyameni engeke waziqonda kepha okamoya uyezwa
Amen Mkhulu. So umuntu wesifazane when she dies, uvele abe isithunywa noma ucale abe idlozi.. for eg. Umuntu owazibulala oyi female akabi yidlozi yena kucala before abeyithonga?
lol ungayoguqa nje emzini wonumtu ngoba ufuna ukuthandwa🤣🤣🤣🤣
Okangakulandeli nokakuthandi udonsa kanti futhi oholwa isithunywa esingafuni ukholwa ihlozi
Wayenza ya simple mkhulu lento yazi 🙌🙏
Bomkhulu ngethemba niyaphila bengicel kubuza kuth Lana Mzimkhulu ubaba Mazibuko uzanini futhi ngalan
Thokozani makhehla lamahle 🧙🏿♂️🧙🏿♂️
Iijulile lena yemoto onezindlebe uzwile😢
Sikhona
Lokhu kuchaza ukuthi umntu wesifazana/or yiyo lento ejwayele ukugeza kangaka.
Umntu wesifazane udinga nokugezwa ngoko Moya ngoba uhleli enokungcola straight.
Siyabingelela boMkhulu,ngicela ukubuza ukuthi wonke umuntu unaso yini isithunywa?
lol njengoba ngingancengani kanje sizoyithini indaba yalesthunywa, kodwa ai iphupho lifezekile.
Omama baphiwe ukufundisa ingane zabo - isiphiwo abanaso ngokwemvelo. Obaba abafundisi omama ukuphatha, ukufundisa, nokunakelela ingabe ekhaya. Uyama umuzi nengane zikhule kahle kungena Baba.
@@sibongilet7209 ZIYANEHLULA NJE LEZI EZIKHULISWA OBABA BENGEKHO ZIDLA INYAWUPE ZIYANISHAYA NIPHINDE NIDINGEBONA OBABA LABA ....NGIZOKUMEMA GOGO UZE SIZOYIDINGIDA LENDABA UKE UCHAZELEKE NOMA UNGENE KUMBIZO NJALO ESONTWENI LOKUGCINA ENYANGENI
@@zakheyenamazibuko : cha baba angiyivumi lento. Izingane ziyazikhethela indlela noma bekhuliswa abazali bobabili. Ziningi Izingane ezidla izidakamiswa ezihlulwa Obaba wazo. Futhi baningi abesifazane abakhulise Izingane zabo ziphumelela empilweni, AKEKHO NJE UMAMA OFUNDISWA UKUNAKA IKHAYA, OFUNDISWA YINDODA UKUKHULISA IZINGANE - UNKULUNKULU UPHE OMAMA ISIPHO SOKWAZI UKUNAKELELA NOKUKHULISA KAHLE IZINGANE BENZE NEKHAYA LIFUDUMALE...OMAMA AMAQHAWE NJE KWAPHELA. HAYI NJALO PHELA ASEMUVA KWENDODA - BESEYINJALO INQINDEZELO, ALIKHULUNYWE IQINISO. AMEN
@@sibongilet7209 MINA NKOSAZANE NGIKHULISWE ABAZALI BOBABILI LENTO ENGIKHULUMA NGAYO NGIYAYAZI NOKUPHIKISANA NENTOMBAZANE ANGIKAZE NGIKUFUNDISWE UMA KUYIKUTHI UJWAYELE UKUPHIKISANA NAMADODA AKHO CHA MINA ANGINAWO LAWOMANDLA NOMA UMA UJWAYELE UKUPHATHA KINI KUZWIWA NGAWE CHA NGIKHIPHE MINA LAPHO ANGEKE UNGIZWE NGIPHINDE NGIKUPHENDULA NGIYABONGA
Wonke umuntu ophilayo unamalungelo wokukhuluma okuphuma enhliziweni yakhe ngaphandle kokuthukwa noma ukusabiswa. Ukuqhilaza nokudelela abantu abesifazane okuphuma emasikweni not ku Nkulunkulu. Indoda iyasikela, iyasikela, iyahlonipha umkayo. Bese nowesifazane kanjalo, hayi lento yokuthi indoda inkosi yaseMhlabeni ephatha abesifazane njengesidwedwe besi kubele ahloniswa ngoba nje indoda... I Nhlonipho iyasetshenzelwa.
@@zakheyenamazibukoAmadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?