Mpunga yesintu no ngigcwele ngawe wayichaza ngezwa mina ngiyi autie yase kasi makasana but uyibeke kwacaca bha and one thing for sure uShembe uNkulunkulu leyo ke it's a fact ngazi ngami inkosi iLanga lazizela Kim ngyabonga ulwazi ongipha lona qhuba usifundise mina ngithi nje uShembe uNkulunkulu dat is fact angingabazi futhi
@@impungayesintutv ukuphila angikuphikisi ngyaphila ngezimfundiso. But abantu bakwa Shembe banezinhliziyo ezimbi. I think its this mentalist you are preaching nawe. Ukuthi bano Mvelinqangi wabo. Stupid as America's, Jewish etc but there is cultures Chinese Rashia. Ubuhlathi abume. Bought ur early books
Indaba kaShembe Mpunga ijule kakhul, uma unethongo elilula ngeke umbone UShembe sinenhlanhlathina esalibona lelo phunga elimnandi
Uyakwazi ukusivula amehlo siyabonga mkhulu womkhulu makasigcinele wena👏👏👏...impungaaaa...
Magatsheni ngiyayithanda lena yo mkhulu womkhulu uma ngithandaza nami ngicela ku Mkhulu wo Mkhulu umdala wezinsuku.
Siyabonga Mpunga ngokuhlale usikhulisa njalo🙏
🙏🏾🛐 Ume njalo Nduna kaNdaba.
..abalashwe abantu bakaPhunga noMageba....Impungaaaa🙏
Ey wabeka mnewethu ngasala ngikhexile. UShembe impela unguMkhulu womkhulu, ongaboni namanje usenkingeni.
Mntakam'khulu!!😌🙏
Siyabonga Mpunga sesilindele upart 2.
Siyabonga Mpunga yesintu
Mpunga yesintu no ngigcwele ngawe wayichaza ngezwa mina ngiyi autie yase kasi makasana but uyibeke kwacaca bha and one thing for sure uShembe uNkulunkulu leyo ke it's a fact ngazi ngami inkosi iLanga lazizela Kim ngyabonga ulwazi ongipha lona qhuba usifundise mina ngithi nje uShembe uNkulunkulu dat is fact angingabazi futhi
Ndunakandaba ngikuzwakahle mnewethu ngiyakuvumela uma uthi ukuyonikela akusukuthi usuke uyonikela ngoba ufunimali noma umfazi ngingufakazi kuloko ngakubona ngami okubalulekile ukuyonikelela abantu abadala bakithi.Angibonge ngokusikhanyisela.
Ngiyabingelele Mpunga yesizwe. Ngikuzwa kahle futhi ngiyabinga ngemfundiso osipha yona. Manje Mina ngiphesheya eAustralia ngidinga usizo lwakho ,ungakwazi yini ukungisiza
Aaameeen injalo ayijiki....hayi wayibeka mtaka mkhulu yacaca Inkosi ikubusise
Mpunga yesuntu sacela uchubeke uchaze ngemfihlakalo e ku shembe 🙏
Siyabonga Mpunga
Siyabonga Mpunga yeSintu!
Ulihlubile udlubu ekhaslni MfokaMbanjwa all the best, salute 👌🙏🙏
Wayibeka. Mphunga 💫
Impuuungaaa🙏🙏
Usuvele wageqa amagula Mpunga siyabonga🙏🙏
Siyabonga kakhulu Mpunga yeSintu
Iqiniso lelo asiphele isikhathi sokuzonda shembe angisonti khona kodwa ngibe nemfihlo nami frm kwabadala bengisthela ukuthi bona bathanda shembe ginemfihlo enkulu mpunga yesintu ngoshembe engiyistheliwe nami ngukhulu
Uqinisile mpunga syabonga. Ukukhethwa
Hawuu Nkulunkulu wami nakhu konakala u Shembe wathunywa uNkulunkulu ayiii amathongo
Futhi akafikelanga emadodeni akaMjadu waqala entabeni iNhlangakazi wahla wanikela emampondweni uShembe ngiyaphika uShembe wathunywa uNkulunkulu. Okubuhlungu umuntu ongazilutho ngoShembe NoBunazaretha uzothatha lento eshiwo la aphile ngayo. Inkolo yeSintu iyona eyona UBunazaretha
Kubalulekile ukulalela kahle makukhulunya
Siyabonga
Okunye makungathiwa umhlaba uhamba njengoba ubeka. Ngabe phela abakholwa kuShembe baphethe umhlaba nezimali. Mina ngizothi njengoba ngihlala ngizitshela Nhlalisuthi. Zonke izinkolo zinezingelosi zakhona. Yingakho zonke abantu bayasizakala. Ngala kokuthi iyodwa inkolo eyiyo. Noma zonke zisho njalo.
Emgaqweni ufica umama edayisa nalo iFodo, njalo ngama sonto bayafihla abantu nabo jjengabantu bonke
izngxabano emasontweni akhona nabo banazo zize zofike emndenini konke njer okomhlaba so akungenziwa sengathi iyona kuphela indlela yokuphila kwabantu abaMpisholo
Lento ayikho ngemali mnewethu ingokuphila ngendlela ethandwa uMkhulu womkhulu qha
@@impungayesintutv ukuphila angikuphikisi ngyaphila ngezimfundiso. But abantu bakwa Shembe banezinhliziyo ezimbi. I think its this mentalist you are preaching nawe. Ukuthi bano Mvelinqangi wabo. Stupid as America's, Jewish etc but there is cultures Chinese Rashia. Ubuhlathi abume. Bought ur early books
@@impungayesintutv mina kuneminye imibuzo engifisa ukukubuza yona ngqo ngelinye ilanga mhla nginamandla okuconsult
Ngani ngoba lakuma comment section kugcwele abantu abangakawazi ukuphendula ngokufundisa kepha bavele bajahise ukuthuka umuntu
Qhubeka njalo Mpunga kuningi esikuthola kuwena nesikufundayo ngesintu
Siyabonga mpunga yesintu, manje Uma unikela unikela ngani
Eyi! Waihlahla Khathini🙏
Siyabonga amazwi asakhayo Mpunga yesintu
Amen
Uyinqolobane uqobo.iMpunnnga!!!!
Qadi 🙏
ay Qadi 🙏 uhamba wedwa baba
Ngiyamuthanda ushembe noma nginga kholwa, kodwa le yokuth imithi nezangoma azifunek ngokwe sonto angiyizwa kahle..
Sawubona ngicela ukulekelela...ngicela ulalele lamavideo alandelayo.
th-cam.com/video/MG0JneynNgE/w-d-xo.html
Impunga isiphathele uMgqilazi Wabathakathi, ngithemba ukuthi uzophenduleka.
Uphinde ulalele nalena
th-cam.com/video/PGqPzE8G20Y/w-d-xo.html
Ngithemba ukuthi uzophenduleka.
@@INkosi_Sandile Wasiza mtakaMkhulu
Cha anginankinga Mpunga nobuNazaretha. Kodwa ngiyehluleka ukulandela. Uthi Amathonga atshela u Nkulunkulu ukuthi akaye emhlabeni. Yake yatshelwa nanini inkosi ukuthi yenzeni. Nje ngokwasemhlabeni.
@@sakhilemvelase1439 uboke uzwe mtakaThixo makuthiwa "Hlonipha uYihlo noNyoko ukuze insuku zakho zande ezweni."lenkulumo Khehla Uma siyisisa ulwengu phezulu,umqondo Osaka obala uthi laba abakithi asebadlula emhlabeni basondelene kakhulu noMdali,Uma izethulo zabo singazilaleli imvama nokuhle okuza kithi kuyaphazamiseka.kulenkulumo yeMpunga akusikona ukuthi bamshayela UMTHETHO uMkhulu kaMkhulu kepha Kuba nokubonisana okuba khona ngokubuka isimo ngalesosikhathi.
@sakhile mvelase ingane iyasifaka iscelo kubazali bayo
Ukhulume kahle INkosi Ikubusise,wenze kahle uliveze leliqiniso sekonakele siphelile isikhathi omubi uhlasela ngamandla intando ka Jehovah isisemnyango .Mhlongo e Bloemfontein
Mpuuunga
Iqiniso limile liyohlale liyilo. Kudala namhlanje naksasa alijiki noma bengabancane abaliqondayo, babe baningi abangalizwa kodwa lona limile. Kade babezam ukusdidisa namhlanje syalaz elakith iqiniso.
Impungaaaaa!
Shembe!!!
Kunjalo nje Nduna kaNdaba usho khona
Thokoza mina nga phopha u shembe loko kusho ukuthini 🙏
Kuyinhlanhla enkulu ukuphupha uShembe kodwa kumele sibuke ukuthi wamphupha enzani, okanye kwakwenzakalani
@@impungayesintutv angina khumbuli kahle ukuthi beyenzani ngiku khumbulayo hokuthi ngabna ubaba umdala wakwa shembe nga khuluma nabantu base khaya ukuthi ngiboneni omonye wabo wathi kumele ngiyosonta kwashembe kanti mina ngisonta e zcc 🙏
Mpunga yesiNtu ngicela ungichazele ngokugeza ukuphehlwa kwamanzi ukuthi aphelenya, ngale kokuthi ngiye kuJehova.
Mna mpunga ndikuvile nduna kandaba
Sawubona Mpunga ngiphupha ibandla lakashembe njalo okunye sengikuphuphe kaningi nawe
Kungewona uShembe kuphela..abantu abayeke ukuzonda or ukugxeka izinto zakweminye imizi
Into ebambe isizwe sakithi emumva ilento yokuzitshela ukuthi impilo iqhubeka ngendlela eyodwa for abantu bonke!
uwungoti ngyavuma
Ngabe kusho ukuthini ukuphupha uNyazi angisonti kodwa mina
ijulile impela indaba kamqali wendlela.
Uyigagu mkhulu 😅
Ngiyayi download le nxoxo ngizoyilalela ntambama
CYABONGA MPUNGA PINDA BUYE FUTY
Kusamele ukhuluma ngesiko lokusoka kabanzi
Lisenziwa kwiNkolo yaMaNazaretha
@@impungayesintutv ngiyazi izinsizwa zaseKZN ziyakugxeka ziti kunciphisa imizwa
... Amen 🙏🏾
Kungafanela ukuba uMfundisi ... Mina sengiphendukile secabanga nokushiya iZion
Lool awu ngeke ukuba umfundisi kungcono ukuba yinyanga
Impunga
uShembe akahlanganise luthu nomsamo nezangoma!!!!
Ngyafunda kakhulu kwena Nduna kandaba futhi ngiwumlandeli wale-Chanel. Kodwa uma singezotshelana amaqiniso than ukuhlangana kwethu lana kuyize neze.
Omubi usebenza ngezangoma nongomsamo : Deutonoromy 19:18
Onedlozi noma umbuli , umlozikazana noma umlumbi noma owenza umlingo AKAHLANGANISE NoShembe noNkulunkulu AMEN 🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Lool Angikuzwa kahle, kukhona lana ngingakuzwa kahle khona emadlozini nasezangomeni, nomsamo ake ungiphindele bese ungalifaki ibhayibheli okungenani ucaphune kwizihlabelelo zamanazaretha
Ei uShembe neh!! Nakhuluma indaba eNkulu lento inkulu kakhulu, uShembe akuyona lento abantu esiyicabangayo, mina ngiyaye ngikhethe ukuthula, ngoba nami ngingayichaza ngiyithini, This is big bigger than us, Into yabantu abadala kakhulu, yinto yamaKhosi, ningakhohlwa ukuthi kuyinhlanhla nje kwakusondela kuye. yingakho ngiyaye ngingamsoli umuntu othi akayiboni kahle lento, bona ngokuthi khona amashinga lapha, abantu abanePride kakhulu, mina ngoKwami lento ingaphezu kokuba YiSonto, ukuthi iziKhonzi zalenkolo yabantu ngathi ziyasifihlela mani!, kunemfihlo enkulu ngale kukaShembe, Vele ke wayeze eMakhosini, okungoKhokho bethu, mina Ngiphuma eNdlini kaSomkhele eMatuba, aBakhwanazi abantu abanePride kakhulu, kodwa bayaguqa laphaya.
Braaa !!!!! get your facts straight before you comment . Shembe umuntu omnyama . Uthini ke ngalezi zangoma ezifike kuyena uShembe zithuniwe ngabantu abadala babo??? (umsamo) yikuphi okungahlangani ? Abathandazi ke bakwa Shembe uthini ngalabo? hhayi bo.... uyazi ukuthi before izinto zakho as a black person zilunge lapha eNAZARETHA kumele ulungise umsamo wakho nezidalwa uzigeze zihlambuluke? eish mfethu usasemncane Spiritually kodwa usakhula . Ayikho into elungiswa ukukhonza nokufunda ibible umsamo wakho nezidalwa ungazilungiselile Ngiyema lapho.
ISIHLABELELO
uSathane useyasizonda senqatshelwe ukumkhonza emsamo , usehamba esenzela amadili khona sizobuyela kuye silahlwe.
Anqotshiwe amandla akho nguJehova inkosi yethu , luphelile udumo lwakho ebesikukhonza ngalo emsamo.
Halala syakubonga nkosi usibuyisele kuJehova thina sohlala sikukhumbula njalo ngalowo musa noThando lwakho.
Ngyavumelana nokuthi umoya womuntu ongasekho unikelelwa elatini kaShembe ilokho vele okufanele kwenziwe.
Kodwa uma usuzolanda lowomuntu uyomngenisa endlini yabantu abadala , lokho sekuphambene nonkulunkulu.
Asivumelekile ukukhuluma nabantu abangasekho emhlabeni ngokwakho , kodwa ukhuluma nabo ngonkulunkulu elatini ngokunikela kushembe kaShembe.
NgyaThemba kuzwakele.
(DUMISANI UJEHOVA AMEN)
uShembe owaka Shembe...abantu balahleke kakhulu...umuntu omthola egeqa amagula ngolwando wakwesinye isbongo engabe unaka izinto zakubo... lento yaka Shembe ayabo bodwa that's why kyohlezi kuwumuntu waka Shembe not kwesinye isbongo
Loool Uyazi kwathi angizbhuquze phansi, usazokhula mfana ngoba ngyabona usagaqela eziko
Ai kwezinye izinto ngiwumlandeli wakho impela & ngeke ngikudlele indlala ngamagalelo akho kwezesintu...sengineskhathi ngikulandela impela...kodwa lodaba lwakashembe syohlezi sphambana kulo...mina ngokwami ngikholelwa ekutheni lento yaka Shembe ayihlangene nomuntu ongayena wakhona...ubukhosi babo nabo abazenzela bona ukuze baphile...uyayazike nawe imali egcwele ebuhleni izinkumbi zabantu zinikela...
Ayi Magaye akunjalo.
@@manelisicele150 if kunjenjalo kunjani Dubandlela
@@siyabongacele3234 cela koMagaye bakuphe amehlo okubona ukuthi kumi kanjani.
Siyabonga
Ndunakandaba ngikuzwakahle mnewethu ngiyakuvumela uma uthi ukuyonikela akusukuthi usuke uyonikela ngoba ufunimali noma umfazi ngingufakazi kuloko ngakubona ngami okubalulekile ukuyonikelela abantu abadala bakithi.Angibonge ngokusikhanyisela.