ขนาดวิดีโอ: 1280 X 720853 X 480640 X 360
แสดงแผงควบคุมโปรแกรมเล่น
เล่นอัตโนมัติ
เล่นใหม่
Sibonge kakhulu Mkhulu Mbanjwa🙏🙏🙏ulwazi ohlala usicaphunela Lona, engathi I Nkosi ingakwandisela🙏
Siyabonga
Wayishaya Mpunga Yesintu.Ngigcine ngci ukubeka utshwala emsamo.Bengingazi nami ukuthi lomkhuba waqalwa ubani njengoba sisawuqhuba nathi.Ngifunde lukhulu kuwe baba nakwabanye aboholi abaqotho.Ngisacela ukubuza kwiMpunga ukuthi,uma wosa inyama egcekeni ekhaya noma kwakho,kuyadingeka yini ukuthi bese kuba khona ozoyosa bese uyibeka emsamo?Ngiyabonga.
Cha akudingeki ukuthi uyibeke emsamo,amadala bajatshuliswa wusi lwenyama,okufanele ukwenze nje ukubika uma kuzoba nabantu abaningi uma wosa leyo nyama bengamangali sekunezinkumbi zabantu abangaziwa egcekeni,uma ubika awuyishisi impepho.Ngixolise ukugamanxa Ncwane!🙏
Ngiyabonga baba awuganxanga kodwa unginika usizo engiludingayo ukuze ngihambise izinto ngendlela esemthethweni.
@@uzigiisibawusakwankosi8946 Khehla eldala waypheka yazoyiza sadla isizwe (ukwelekelelana siyisizwe esinsundu kungukuvuthwa kwamandla okudla okuphekelwa isizwe Njulabuchopho👍👍👍👍🙏🙏🙏
siyabonga kakhulu kwiMpunga ngezimfundiso nolwazi olunzulu ngesintu sethu🙏🏽
Waze wabakue BabuMapholoba.. ewuuuu, siyakudinga eGoli, eOrange farm😢😢😢😢ngikhulela kumama osindisiwe,, masekadlulile emhlabeni,ufika ngamaphupho uthi mangithathe umoya wakhe ,ukhathele.. ngididekile angazi ngiqala kuphi ngenzanjani
Uyichaze kahle Mkhulu, iyazwakala 👏🏾👏🏾
Kuvakele Mpunga.Kona yinto endayibuza kuthiwe kwenzelwa abasweleka bephuza.Icacile Mpunga
Ngyakuzwa Mpunga yesintu kodwake ngfuna ukwazi yisiphi isizathu esenza utshwala bamabhodlela bungasondeli emsamo kodwa bube bungachithwa
Washaya kwezwakala Khathini,kade kwase ngiyihlaba leyo.
Washaya Mpunga eyi uqedile !!!!
Bayede Impuuungaaa🙏
NAMI ngiyacela lzicwadi zempunga yesinto ngi hlala emletsane esoweto ngiyabonga
Ndibhekene nayo lo ndaba kubuhlungu😭😭asazi noma ngenze njani kepha ngiyazama ngisho nobaba selesele onguye sele senza imisebenzi akatholakalu nje ma kufuneka engisizile ushona evela kepha ewenze amasiko. Kanti yini ekumele ngiyenzwe ngizizwa ngathi sengithwaluswa iziposo zika baba 😭😭
Nduna KaNdaba!🙌
Siyabonga mkhulu
Siyathoba. Siyathokoza Mkhulu...sisazobonani ngikudinga kakhulu Mkhulu Mpunga
🙌 impunga
Syabonga ulwazi mkhulu bengizibuza wenzani ngabo utshwala ngoba nje bungaphunguki kulolu khamba
ngiyakuzwa Mpunga ngicela ukubuza makukuthi akekho ophuzayo qobo ekhaya umsamo siwenza njani and okunye ngabe ama drinks avumelekile yin wona emsamo nokuthi angene esibayeni noma nje konke okuyibhodlela akuvumelekile emsamo bengicela ungichazele Mpunga ngifunda lukhulu kuwe ngesintu
Kuyimalini ukulashwa ngolwazi kuw mkhulu nom kumahhala
Camagu MkhuluAngazi noba ngoku we kahle ukuthi kuyenzeke ukuthi umuntu aphuze kakhulu kanti kunomkhulu ophuza ngaye
Kuyacaca umuntu kdala eshayisa kodwa bewukuphi sonke lesisikhathi umuntu esabhoklozeka kangaka ekbeni wayeztshelukuthi konke ukwenza ngendlelefanele akesithi ulimi ludlula umlomo isandla sedlula ingalo syabonga kakhulu baba Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa ukhule uzukhokhobe
Thokoza Mkhulu Mpunga Yesintu imidikizo yini Mkhulu ngabe Amafutha weslwane/imbuzi, WASELANGENI NGESENDE @ MAHIKENG
Wayibeka Mpunga
Ngicela ukubuza uphahlakanjani emufuleni NGO tswala . Ngicela idle layokuphahla emfuleni special mane nzunza. Uyaphahla NGO tswala emfuleni
Ngiyabonga Mpunga yesintu ngikuzwile ngokhamba
Uyibeke yazwakala vele utshwala besiilungu abusondeli emsamo ngoba thina ayikho into esihlanganisa nabelungu singabantu besintu
ngicela ukunanela nje : Njengoba abantu abadala beyisimo sika moya kanjalo nokudla kwabo, nezinto zabo kungezamoya, yingakho sishisa impepho ewumoya, sihlaba isilwane okuthi umoya waso ube umnikelo kodwa inyama idliwa yithi esingabenyama.
🤝
Kunjalo Sibal'khulu kodwa impepho ayigqakanjiswa kakhulu,liyathethwa ithongo ngaphandle kwempepho.🙏
Baba !!!
Amen mkhulu
Inkinga yilezinyanga nezangoma abazidlela imbumba nje
Siyabonga Nginombuzo la, ngabe kuyiqiniso yini ukuthi uma kuhlatshwa imbuzi ekhaya kumele ikhale/imemezi ?
Engifisa ukukuveza lana wukuthi njengoba wayengasazihlanganisi nesintu esaphila ngoba esindisiwe, esedlulile emhlabeni wabuya wafuna ukwenzelwa zona kangangokuthi waze wamphula ulenze umkakhe ngoba enqaba ukumenzela.
Mina ngezwa kuthiwa kunezinto abantu abebezithanda basaphila okuthi uma bengasekho zibeyisinengiso kubo Njengotshwala nje umuntu okade ephuza akabe esabuthanda utshwala ngoba into yasemhlabeni akusiyo into yasezulwini.uma kufika umuntu wakini ongasekho acele ijiki lowomuntu usuke engekho ezulwini
Ngibingelele kwi Mpunga yesintu, bengicela ukubuza ukuth uma engekho umuntu osemdala ekhaya, umamsamo uphuzwa ubani?
Mpunga yesintu, um kuwukuthi akkho ophuzayo ekhaya, ngabe umamsomo ugcina ngokwenziwani. Mina angiphuzi kodwa ngiye ngiphungule nje ngenje lokhu okuthiwa ukuthiwa wukukhipha ubuthi. Ngiyacabanga ukuthi uma ngikwezile lokho bayathokoza nabadala. Mayelana notshwala besilungu, ngelinye ilanga ngangizokwenzela umalume umsebenzi ayewucelile, kwafika indodana yakhe eyadlula kuqala kunaye ngesibonakaliso, kulesosobonakaliso kwakungathi kukhona umcimbi okhona ekhaya abantu bejabule, umzala wami wavela ebonakala engajabule, ngambuza ukuthi yini yena angajabuli njengabanye abantu? Impendulo yakhe yathi "Ngizojabula kanjani ugologo ungekho?" Angiphinde ngicacise lana umalume wahamba esewumuntu osindisiwe, izinto eziphathelene nesintu engasazithinti kangangokuthi nayo indodana yakhe akayenzelanga lutho emuva kokushona kwayo. Ngathi mangibuza wathi nayo iyazi ukuthi basindisiwe lezizinto zesintu abasazenzi.
Impuunga!
Manje isibaya sezimbuzi naso kusayisizinda somsamu
Wayibeka yacaca
Utsho kwavokotheka Mkhulu ndiyabonga
Impuuuunga!!!
Hmmm.... Haaai no im honestly learning, This is powerful. From Limpopo I say, Kea leboga Mkhulu. So what about amanzi emsamo? Is it wise to use tap water or preferably river water?
Siyabonga kakhulu Mpunga ukusicobelela washaya kwazwakala
Mpunga yesintu ngicela ukubuza uma usemshadweni ophelele. Kodwa uthole ukuthi ungenwe ugogo ozala umama ufuna umenzele itiye umenzele. Kodwa uthole ukuthi ekhaya lakho kudingeka umsebenzi ngabe lokho kungayivimba yini inhlanhla yakho evela komalume
Utshwala obusebhodleleni uma ukuchitha ngabe ubuchitha khona emsamo noma ubuchitha ngaphandle uma izinsizwa ziphuza ?
Nakhona ungabuchitha ayibibikho inkinga
Mpunga yesintu ngicela ukubuza ukuthi inyama yembuzi esigeza ngayo ithunzi lokushone sifa electric ukuyidla thina Kade sigeza na?
Ake ucacise lapha Mpunga,ngiye ngibone kubekwe uswidi,amakhekho,ibhodlela lodilinki omnyama ngabe lokho kuseyikho noma kudingela ukhamba,amacwiyi nazo zonke izinyama zomsamo kuphela?
Ngicabanga ukuthi usuke ubona iladi elisuke lenziwa
@@impungayesintutv banokukwenza ngisho benze imicimbi kungelona iladi,omunye ethi upha abadala ukudla ebala nabashona beyizingane
Kuyezwakala ukuthi amabhodlela akasondel emsamu. Ngabe ukusondela kwawo kuyawona umcimbi? Noma uthi asikho izidingo sawo?
Mpunga ngiyezwa okwe drink yona ayihlali emsamo? . Wenzanjani uma wenze umsebenzi utshwala besintu bungekho, okwamabhodlela awukwazi nakho ukukubeka emsamo kumele ukhamba?
uDrink nawo awuyi kuya amahewu
@@impungayesintutv ngzibongele mpunga 👐👌esimeni esinjengeladi kwenziwanjani or itiye kwenziwanjani angithi kudingeka oswidi, izinhlobonhlobo zezithelo nodrink, awuke usinabele kuyona Lena mpunga avesingajabula usichazisele ngolwazi lakho lana
Sawubona Mkhulu Mpunga yesintu🙌🏾🙌🏾🙌🏾,ngicela usiphe ulwazi ngokubekwa kotshwala emsamu obusebhodleleni nedrink uma wenza iladi
Ngicela ukubuza ukuthi buchithwa nini utshwala emsamu? Ngesikhathi ybeka ikhamba noma noma nini?
Mpunga ngabe kuright yini ukuchithwa komamsamu esibayeni Uma kungekho ongawuphuza ekhaya and ngabe kuyiqiniso yini ukuthi umamsamu akaphuzwa umuntu ongaganile?
Yebo bungachithwa esibayeni ngoba kukhona amakhehla, impohlo ayidli esthebeni samadoda kanjalo nomamsamo awuphuzwa noma ubani
@@impungayesintutv Ngiyabonga Mpunga. Abangenaso isibaya njegasemalokshini nase silungwini bona bangenze njani bona Mpunga? Futhi umamsamu uhlala esikhathi esingakanani emsamu ngaphambi kukuthi uwususe emsamu. Ngixolise ngemibuzo eminingi.
@@xolanimtambo7532 Mlondo ukuphendula nje kumbuzo olandela owokuqala,mina ngingathi uma uhlala elokishini nasezilungwingi ningawuchitha emakhonini egceke lelo kanye nasesangweni ukuze kuthaphuke iphunga lotshwala igceke lonke bejabule nabadala,isikhathi esilungile ngolwazi lwami kungaba emva kwezinsuku ezintathu ukuya kwezinhlanu nakhona uma senibuya ukuyozwa kwabamanga ukuthi uhambe kahle umcimbi.🙏
Sibonge kakhulu Mkhulu Mbanjwa🙏🙏🙏ulwazi ohlala usicaphunela Lona, engathi I Nkosi ingakwandisela🙏
Siyabonga
Wayishaya Mpunga Yesintu.Ngigcine ngci ukubeka utshwala emsamo.Bengingazi nami ukuthi lomkhuba waqalwa ubani njengoba sisawuqhuba nathi.Ngifunde lukhulu kuwe baba nakwabanye aboholi abaqotho.Ngisacela ukubuza kwiMpunga ukuthi,uma wosa inyama egcekeni ekhaya noma kwakho,kuyadingeka yini ukuthi bese kuba khona ozoyosa bese uyibeka emsamo?Ngiyabonga.
Cha akudingeki ukuthi uyibeke emsamo,amadala bajatshuliswa wusi lwenyama,okufanele ukwenze nje ukubika uma kuzoba nabantu abaningi uma wosa leyo nyama bengamangali sekunezinkumbi zabantu abangaziwa egcekeni,uma ubika awuyishisi impepho.
Ngixolise ukugamanxa Ncwane!🙏
Ngiyabonga baba awuganxanga kodwa unginika usizo engiludingayo ukuze ngihambise izinto ngendlela esemthethweni.
@@uzigiisibawusakwankosi8946
Khehla eldala waypheka yazoyiza sadla isizwe (ukwelekelelana siyisizwe esinsundu kungukuvuthwa kwamandla okudla okuphekelwa isizwe Njulabuchopho👍👍👍👍🙏🙏🙏
siyabonga kakhulu kwiMpunga ngezimfundiso nolwazi olunzulu ngesintu sethu🙏🏽
Waze wabakue BabuMapholoba.. ewuuuu, siyakudinga eGoli, eOrange farm😢😢😢😢ngikhulela kumama osindisiwe,, masekadlulile emhlabeni,ufika ngamaphupho uthi mangithathe umoya wakhe ,ukhathele.. ngididekile angazi ngiqala kuphi ngenzanjani
Uyichaze kahle Mkhulu, iyazwakala 👏🏾👏🏾
Kuvakele Mpunga.Kona yinto endayibuza kuthiwe kwenzelwa abasweleka bephuza.Icacile Mpunga
Ngyakuzwa Mpunga yesintu kodwake ngfuna ukwazi yisiphi isizathu esenza utshwala bamabhodlela bungasondeli emsamo kodwa bube bungachithwa
Washaya kwezwakala Khathini,kade kwase ngiyihlaba leyo.
Washaya Mpunga eyi uqedile !!!!
Bayede Impuuungaaa🙏
NAMI ngiyacela lzicwadi zempunga yesinto ngi hlala emletsane esoweto ngiyabonga
Ndibhekene nayo lo ndaba kubuhlungu😭😭asazi noma ngenze njani kepha ngiyazama ngisho nobaba selesele onguye sele senza imisebenzi akatholakalu nje ma kufuneka engisizile ushona evela kepha ewenze amasiko. Kanti yini ekumele ngiyenzwe ngizizwa ngathi sengithwaluswa iziposo zika baba 😭😭
Nduna KaNdaba!🙌
Siyabonga mkhulu
Siyathoba. Siyathokoza Mkhulu...sisazobonani ngikudinga kakhulu Mkhulu Mpunga
🙌 impunga
Syabonga ulwazi mkhulu bengizibuza wenzani ngabo utshwala ngoba nje bungaphunguki kulolu khamba
ngiyakuzwa Mpunga ngicela ukubuza makukuthi akekho ophuzayo qobo ekhaya umsamo siwenza njani and okunye ngabe ama drinks avumelekile yin wona emsamo nokuthi angene esibayeni noma nje konke okuyibhodlela akuvumelekile emsamo bengicela ungichazele Mpunga ngifunda lukhulu kuwe ngesintu
Kuyimalini ukulashwa ngolwazi kuw mkhulu nom kumahhala
Camagu Mkhulu
Angazi noba ngoku we kahle ukuthi kuyenzeke ukuthi umuntu aphuze kakhulu kanti kunomkhulu ophuza ngaye
Kuyacaca umuntu kdala eshayisa kodwa bewukuphi sonke lesisikhathi umuntu esabhoklozeka kangaka ekbeni wayeztshelukuthi konke ukwenza ngendlelefanele akesithi ulimi ludlula umlomo isandla sedlula ingalo syabonga kakhulu baba Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa ukhule uzukhokhobe
Thokoza Mkhulu Mpunga Yesintu imidikizo yini Mkhulu ngabe Amafutha weslwane/imbuzi, WASELANGENI NGESENDE @ MAHIKENG
Wayibeka Mpunga
Ngicela ukubuza uphahlakanjani emufuleni NGO tswala . Ngicela idle layokuphahla emfuleni special mane nzunza. Uyaphahla NGO tswala emfuleni
Ngiyabonga Mpunga yesintu ngikuzwile ngokhamba
Uyibeke yazwakala vele utshwala besiilungu abusondeli emsamo ngoba thina ayikho into esihlanganisa nabelungu singabantu besintu
ngicela ukunanela nje : Njengoba abantu abadala beyisimo sika moya kanjalo nokudla kwabo, nezinto zabo kungezamoya, yingakho sishisa impepho ewumoya, sihlaba isilwane okuthi umoya waso ube umnikelo kodwa inyama idliwa yithi esingabenyama.
🤝
Kunjalo Sibal'khulu kodwa impepho ayigqakanjiswa kakhulu,liyathethwa ithongo ngaphandle kwempepho.🙏
Baba !!!
Amen mkhulu
Inkinga yilezinyanga nezangoma abazidlela imbumba nje
Siyabonga
Nginombuzo la, ngabe kuyiqiniso yini ukuthi uma kuhlatshwa imbuzi ekhaya kumele ikhale/imemezi ?
Engifisa ukukuveza lana wukuthi njengoba wayengasazihlanganisi nesintu esaphila ngoba esindisiwe, esedlulile emhlabeni wabuya wafuna ukwenzelwa zona kangangokuthi waze wamphula ulenze umkakhe ngoba enqaba ukumenzela.
Mina ngezwa kuthiwa kunezinto abantu abebezithanda basaphila okuthi uma bengasekho zibeyisinengiso kubo
Njengotshwala nje umuntu okade ephuza akabe esabuthanda utshwala ngoba into yasemhlabeni akusiyo into yasezulwini.uma kufika umuntu wakini ongasekho acele ijiki lowomuntu usuke engekho ezulwini